No video

Mfundisi Madondo_eBuhleni (03 October 2020)

  Рет қаралды 38,022

EBuhleni Isezulwini Lethu

EBuhleni Isezulwini Lethu

Күн бұрын

INkonzo yeSabatha lasemini ephethwe uMfundisi Madondo emzini waseBuhleni. Lenkonzo elandela le akayiphatha emsakazweni ukhozi ngalo leliSabatha. Izulu labe linakakhulu, siyathemba nizoyithokozela. Sicela niphawule nisho ukuthi nizizwa kanjani ngale Channel ikuphi lapho esingakhuphula khona amasokisi. Ningakhohlwa ukucindezela lelo button.
#Shembe #Ebuhleni

Пікірлер: 37
@mthethmanzana9073
@mthethmanzana9073 3 жыл бұрын
Ngiphe Baba izindlebe zokuliva izwe lakho, namandla okwenza loku engikuzwile. #Ameni ngoNyazi
@muzimkhize8272
@muzimkhize8272 3 жыл бұрын
Nkosi ngicela umoya wakho, Nyazi ngincolile Nkosi, ngicela ugigeze Nkosi inhliziyo yam ivume ukwwmukela indlela yakho.
@musanxumalo6263
@musanxumalo6263 3 жыл бұрын
Mkhululi weziboshwa ngiykthanda Nkosi Nyazilwezulu
@zolilencobela-lw9fr
@zolilencobela-lw9fr Жыл бұрын
Siyabonga mfundisi wenkosi sidle amaningi esakeni
@muvongcobo28
@muvongcobo28 3 жыл бұрын
Amen Nyazilwezulu ngcela ungvikele Shembe Shembe ngnikelela amakhosi akithi afela ezimpini nunye nomndeniwam wonke , kuzekuthi nanxa kwehla ivuthuluka etafuleni lakho Nkosi izeyehlele nakumina nakubantwana Owangphabona Shembe lasezweni laseDelmas Nkosi uyabazi kuzekuvaleke namathuna avulekile nakumndeni wakithi ongezwani ngcela ubeyikhambi Nyazilwezulu uyangazi minakakwazi ngcela uvikele nasemsebenzini Okumanje usencupheni ngyazithoba kuwe Nkosiyamakhosi sebenzangamadla ukuze nezizwe ezikude zibone ukukhulubakho impela ungothunyiweyo sizankosi zinjabhe izitha ezifuna ukubona umndeniwakithi kwaNgcobo zinjabhisenkosi ukubalomdeni wakhithi njengobumbalika simende. Amen ngbongane tsumayelo sengath inganyakayisa namathambo akithi alabo asebalala abahambabengaba thakathi .uzukhumbule Nyazilwezulu
@nobuhlediya5730
@nobuhlediya5730 3 жыл бұрын
Baba Nyazilwezulu ngivikele ungilwele ngivulele izinhlanhla kukhanye kumnyama kumina nomndeni wami
@thembihadebe7208
@thembihadebe7208 2 жыл бұрын
Mana njalo nkosi yamakhosi siyabonga nkulunkulu wethu nyazilwezulu💓💯
@phindubuhlembele3596
@phindubuhlembele3596 3 жыл бұрын
Unothando umkhululi uyasifuna futhi siyabonga baba wethu ngomsebenzi omuhle owuphhathise abagcotshwa wokusihlangabeza ngoba wena baba ususishumayezile usilanda emagumbini onke omhlaba baba Nyazi lwaseZulwini uwu Thixo
@noziphontini1821
@noziphontini1821 3 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu nyazilwezulu uyinkosi yamakhosi shembe is the wayyyyy 🙏 😍
@silindilemngoms8426
@silindilemngoms8426 3 жыл бұрын
Syabonga amazwi amnandi asivuselelayo mfundisi sicela usiphe indlebe ezivulekile ukulizwa izwi lakho NKOSIYAMAKHOS NYAZILWEZULU siphe namandla okuyigcina imsebenzi yobabamkhulu bethu
@sandilejele188
@sandilejele188 Жыл бұрын
Amen 💖
@bonganimsibi8614
@bonganimsibi8614 3 жыл бұрын
Siyabonga ngezintshumayelo inkosi inibusise
@lwandilekhumalo1773
@lwandilekhumalo1773 3 жыл бұрын
siyabonga ukusikhumbul ngezinkonzoo
@londincube5337
@londincube5337 3 жыл бұрын
Siyabonga bakithi imnandi inkonzo kaMfundisi
@nomsangubane836
@nomsangubane836 3 жыл бұрын
Shembe NyazilweZulu uzw ungikhumbule mina soni🤚
@nobuhlediya5730
@nobuhlediya5730 3 жыл бұрын
Mmmm ayy ngobonga kuzwa lonke lolusizo lungaka ,ngiyacela kuthola ulwaz ngokuhlanjululwa ,angizazi kuthi ngingowakwabani ,umsami wasekhaya wathwetshulwa akulungi lutho ngicela usizo Nyazi
@phindubuhlembele3596
@phindubuhlembele3596 3 жыл бұрын
Sthandwa Sam bambelela o Nyazi ni Nam bekunjalo ubaba ngithole no 2017 ngino 43 years yendlala ihliziyo uxoxele ubaba wethu uzokuphendula nakanjan unabobonke okhiye bokuvula yonke iminyango
@zthonkomo1453
@zthonkomo1453 3 жыл бұрын
Eyi kwaze kwanzima Mfundisi 😭😭syabonga kakhulu amazwi amnandi nanzima .
@philanimhlongo6654
@philanimhlongo6654 3 жыл бұрын
Siyabonga intshumayelo emnandi kangaka , Waze wasibusisa Mfundisi wenkosi, ngamazwi amnandi
@mlungisi-fz6zm
@mlungisi-fz6zm 3 жыл бұрын
sicela nale egcinile
@nondumisongcobo9229
@nondumisongcobo9229 3 жыл бұрын
Good Job guys...siyabonga👏
@nkosinathimkhize7294
@nkosinathimkhize7294 3 жыл бұрын
Baba Madondo uyavuselela umoya womuntu 🙏
@zimfanelezonken4855
@zimfanelezonken4855 3 жыл бұрын
Luhle unyazi, 🙌
@thembathemba3247
@thembathemba3247 3 жыл бұрын
Siyabonga baba itshumayelo kumnandi
@promisengcobo1061
@promisengcobo1061 3 жыл бұрын
Ngagula ilentshumayelwe
@gwazelankomo377
@gwazelankomo377 3 жыл бұрын
Uze ungikhumbule Nyazilwezulu
@nomvuladlalisa4890
@nomvuladlalisa4890 3 жыл бұрын
Amen inkosi ize usikhumbule 🙏🙏
@nomthandazomthethwa6958
@nomthandazomthethwa6958 3 жыл бұрын
Uze ungikhumbule Nyazilwezulu 🙌
@mpilonhlekhanyile7694
@mpilonhlekhanyile7694 3 жыл бұрын
SHEMBE uyaphila👏
@nkosinathimkhize7294
@nkosinathimkhize7294 3 жыл бұрын
Amen Moya oyingcwele 🙏
@londincube5337
@londincube5337 3 жыл бұрын
Amen
@sibusisotonight6217
@sibusisotonight6217 3 жыл бұрын
Mfundisi sacela usizemina nge number yakho nami kwathiwa angifake intambo eluhlaza ngihlushwa isbongo nami.
@nkosinathimkhize7294
@nkosinathimkhize7294 3 жыл бұрын
Amen 🙏
@sandilemzwandile1591
@sandilemzwandile1591 3 жыл бұрын
Sicela nisiphe eyayizolo oKhozini makukhona onayo please
@lindiwemthembu55
@lindiwemthembu55 3 жыл бұрын
Wow ❤😢
@gsgs7850
@gsgs7850 3 жыл бұрын
kuya philwa kuleli bandla
@sikhumbuzomlozini2994
@sikhumbuzomlozini2994 3 жыл бұрын
Amen
INkonzo Mfundisi Madondo eBuhleni!! April 2022
20:36
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 7 М.
INkonzo ka Mvangeli Ngcobo_eBuhleni (03 October 2020)
1:05:48
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 25 М.
Mfundisi Madondo_Isifo sokunganaki !!!
20:46
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 8 М.
Rev madondo 25 march EBUHLENI HOME Inkonzo yasemi
59:43
SHEMBE: Dlakadla Video
Рет қаралды 20 М.
Ngizenze Mina!!
10:04
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 16 М.
Shembe: Rev Gcwensa "Inhliziyo Ngeke Uyikhohlise" (~2010)
1:12:34
Mvangeli wenkosi ephethe inkonzo yesabatha
49:08
TRIPLE M
Рет қаралды 10 М.
Isikhumbuzo seNkosi iNyangayezulu_2020 September
11:06
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 25 М.
MCABANGELENI MBATHA AND SIBIYA__18 MAY 2024
1:04:41
Phumlani Mncube
Рет қаралды 3,6 М.
Shembe: Mva. Madondo (eBuhleni-28Feb2015)
1:16:16
Doctrine 2
Рет қаралды 11 М.
SHEMBE UNYAZI:REV SHOZI ETAFEL KOP (SABELWENI TEMPLE) 09 MARCH 2019
1:04:29
SHEMBE: Dlakadla Video
Рет қаралды 41 М.
SHEMBE UNYAZI INKONZO KA MVANGELI MADONDO  EBUHLENI 02 FEBRUARY 2019
1:08:15
SHEMBE: Dlakadla Video
Рет қаралды 87 М.