Mkhize testimony about hell and heavens part 1

  Рет қаралды 28,813

Musawenkosi Ngcobo

Musawenkosi Ngcobo

Күн бұрын

ubufakazi ngesihogo nangempilo ngale kwethuna

Пікірлер: 135
@Aseza-rn8ly
@Aseza-rn8ly 6 күн бұрын
I can hear God speaking through this man
@RESULTSofMERCY
@RESULTSofMERCY 5 ай бұрын
How beautiful it is when a man speak truth...
@RESULTSofMERCY
@RESULTSofMERCY 5 ай бұрын
When He sing, tears rolled down my checks...it sounds like heaven
@Sharon.Masengana
@Sharon.Masengana 3 ай бұрын
Me too 😢
@khaliphilembhele4185
@khaliphilembhele4185 4 күн бұрын
Me two😢
@blessingdlamini8503
@blessingdlamini8503 9 ай бұрын
Aw Jesu ngyamazi lobaba sasikhonza naye. Yoh wathi elanda ngikufa nokuvuswa kwakhe UJesu, ngazibona ngiyisoni. Ngathi impela the road to heaven is narrow. Ngyamcela UJesu nami ngilale ngilinqobile lelizwe ibuse intando yakhe kimi. Noma kungabonakala kungubuwula kubantu bezwe, senze ndodana kaThixo ophila kuze kube phakade sibe ngqbanqobi, sizithibe kukho konke.
@nomtunziqubeka7863
@nomtunziqubeka7863 6 ай бұрын
Amen
@msimelelotiwani6075
@msimelelotiwani6075 5 ай бұрын
Amen mkhonzi kaThixo
@nontobekongubane8019
@nontobekongubane8019 5 ай бұрын
Akasekho emhlabeni?
@blessingdlamini8503
@blessingdlamini8503 5 ай бұрын
@@nontobekongubane8019 usashona ubaba Mkhize angsazi ukuthi wadlula kumuphi unyaka, sengilibele
@nontobekongubane8019
@nontobekongubane8019 5 ай бұрын
@@blessingdlamini8503 ok ngyabonga ukungazisa Sibal'khulu
@loveJesusMajola-vk8by
@loveJesusMajola-vk8by 3 ай бұрын
ngiyaphinda futhi bazalwane ngithi,uJesu akadingi ukuthi azabemnyama njengami ukuze ngimamukele..indaba yaminaye iseSphambanweni Qa.llove Jesus AMen.
@claudetteduduzile
@claudetteduduzile Ай бұрын
Amen. 🙌 mnakwethu. Will definitely meet you in heaven 😊
@loveJesusMajola-vk8by
@loveJesusMajola-vk8by 29 күн бұрын
​@@claudetteduduzilengiyabonga kakhulu SiSi,ngalawo Mazwi,but uloveJesus unguMuntu weSlisa.udumo waluye kuJesu AMen
@Sharon.Masengana
@Sharon.Masengana 9 ай бұрын
Ooh my God this man's testimony revives me all the time 😢❤
@sihlemanqele1862
@sihlemanqele1862 7 ай бұрын
Amen!! I met uBab'Mkhize ngisamncane uke wafika nasenkonzweni ezoshumayela khona.Ubufakazi bakhe buyaphilisa
@wallacemaulid726
@wallacemaulid726 2 ай бұрын
DO YOU HAVE HIS NUMBER PLZ
@NobuhleKhathi-ew8zj
@NobuhleKhathi-ew8zj 8 ай бұрын
Amen. Ukukholwa kunzima kodwa kufuna umuntu ozoba nesibindi nomabesithuka bathuka inkazimulo ekuwe, naye izwe alimthandanga esezenzile izibonakaliso kodwa bzngakholwa ukuthi uvela. Hlala kuye kuze kufike inkosi,okwethu kuyabhekisiswa , bayasahlulela, kodwa wena bheka esiphambanweni
@xolintuli7364
@xolintuli7364 9 ай бұрын
Hey baba lento sengiyikhulume ngakhathala inzondo engizondwa ngayo ngingumthakathi kuba sindiswa nginenhliziyo embi kubasindiswa and ngingumqambi manga kubasindiswa uma ngithi uNkulunkulu uthi ngeke bawubone umbuso wakhe abenza lezinto , ngangifaka amablukwe , inwele , yi ruji , ngivutha futhi ku prophesy until ngisale kumbono uJesu elanda ibandla ngabona umlilo wehlela emhlabeni ushisa abantu ngashiya konke emva kwalokho ngazibona ngiseZulwini manje bathi ngifuna babe njengami uNkulunkulu wayekhuluma nami not bona kanti wathi batshele bonke abesifazane abenza lento ngilusizi angithandwa ngimubi akusashumayeleki ngendlela engibukwa ngayo mina ngiyathwala bayakuphika kwalokho sengithe Baba ngicela ukuzilungisa mina ngingahaleli abenza lezinto bevutha ngezilimi nangoku profetha benze izinto eziyisinengiso ku Nkulunkulu kunzima kulomhlaba balukhuni abantu abasazi isihogo sinzima kanjani
@thulanimakhaye8458
@thulanimakhaye8458 8 ай бұрын
Qina isinindi sisi, ume njalo ku Nkulunkulu. Umvuzo wakho mukhulu. Ngiyaxolisa ukubhala amavesi ngesingisi. Ukuthi ngisebenzisa lona elesingisi.. ku Matthew 5 : 10 - 12 u Jesu uthi , "Blessed are thos who are persecuted for righteousness sake. For theirs is the Kingdom of heaven. Blessed are you when they revile and persecute you , and say all kinds of evil against you falsely for My sake. Rejoice and be exceedingly glad, for great is your reward in heaven , fir so they persecuted rhe prophets who were before you." Wena ungacabanga ukuthi ulwiswa ansntu kanti imimoya ka Sathane. Uma uya ku Ephesians 6 :10 - 13 kuthiwa, "Be strong in the Lord and in the power of Hismight. Put on the whole armour ofGod , that you may be able to stand against the wiles of the devil. For we do not wrestle against flesh and blood, but against , principalities, against powers , against the rulers of darkness of this age , against spiritual hists of wickedness in geavenly places. Therefore take up the whole armour of God, that you may be able to withstand in the evil day, and having done all, to stand. Please pray the prayer the prayer in Ephesians 3 : 14 - 23 everyday and confess isaiah 54 : 17 everyday and personalise it. Insteas of saying you, say me. "No weapon formed against me shall prosper. And every toungue which rises against me in judgement I shall condemn. This is the heritage of the servants of the LORD , And my righteousness is from the LORD." Be nold as a Lion JESUS IS LORD
@khosiethabekhulu3497
@khosiethabekhulu3497 6 ай бұрын
Hi. Jula emthandazweni. Abantu bacanga ukuthi because the gifts are working thru them bayolingena begijima iZulu. Kanti akunjalo. Kubukwa izinto eziningi ngomuntu.
@nontobekongubane8019
@nontobekongubane8019 5 ай бұрын
Abazalwane bamanje abafuni sisi ukuphenduka noma ungabatshela uthini but ungapheli amandla qhubek umkhonze uJehova ngeqiniso
@blessingdlamini8503
@blessingdlamini8503 4 ай бұрын
Hosea 2 verse 2 Tell her to remove the prostitute's makeup from her face and the clothing that exposes her breasts.
@SizahNdelu
@SizahNdelu 3 ай бұрын
Khuluma ungayeki uthe uMkhize ongamamukeli akadlulele phambili
@bhekumuzismkhonto3366
@bhekumuzismkhonto3366 4 ай бұрын
Uyamangalisa Nkosi imisebenzi yakho ayibaleki. Ngicela ungiphe ukukholwa ngibambelele kuwe. Siyabonga Khabazela ubufakazi osipha bona. 🙏🙏🙏
@NokukhanyaForChrist1426
@NokukhanyaForChrist1426 9 ай бұрын
Siyabonga ngokusipha lobu bufakazi🙏
@thisismyamazingkitchengard1444
@thisismyamazingkitchengard1444 9 ай бұрын
Thanks a lot,🙏 ..God bless 🙌 you, and keep on uploading
@khaliphilembhele4185
@khaliphilembhele4185 4 күн бұрын
I saw this today and brother enigma was saying the same about soccer
@ThulaniMkize
@ThulaniMkize 23 күн бұрын
Ngiyabonga Nkulunkulu ukuthi uziveze lezinto
@shlahla
@shlahla 4 ай бұрын
Hold on just a minute. How can God command that we do not make any graven image in any likeness in Exodus 20, and then send a supposed picture of Himself to this man's phone and the picture looks like the catholic image of Jesus??
@DRAphane
@DRAphane 3 ай бұрын
Something is wrong somewhere
@Sharon.Masengana
@Sharon.Masengana 3 ай бұрын
But he did not create that photo
@RESULTSofMERCY
@RESULTSofMERCY 3 ай бұрын
Remember the commandments are for us not for Him (God)...so God can do anything, also Remember Jesus died because they thought he went against The law.. hence I say, the is no law for God... But yeah maybe the is a valid explanation inregards to that picture because I truly believe that this man is not lying. He's Testimony is legit...
@khanyisileqali861
@khanyisileqali861 8 күн бұрын
Pray nd ask God about that nd if this is lie or truth
@siphosaminyoni4127
@siphosaminyoni4127 Күн бұрын
How can we get contacts to get hold of the Mkhize or to meet in person.
@nonsikelelomthethwa5594
@nonsikelelomthethwa5594 6 ай бұрын
Sengibuya okwesithathu kulenkulumo, siyabonga🙏🏿
@ZandilePhewa
@ZandilePhewa 4 ай бұрын
Jesus Kristu sisize Baba kuyabonakala ukuthi asikaka qali siyazithoba phambi kwakho Nkosi
@thulanimakhaye8458
@thulanimakhaye8458 8 ай бұрын
Ngaze ngabusiseka ukulalela ubufakazi buka baba u Mkhize. Impela onendlebe akezwe.
@setungqoto1374
@setungqoto1374 9 ай бұрын
God is great indeed, UThixo abenawe akusikelele Tata wam kakhulu. Amen
@SthokozoZama
@SthokozoZama 6 ай бұрын
Gubhela Inkosi ikubusise, izifundiso zakho ziyaphilisa zimnandi
@truevine7769
@truevine7769 Ай бұрын
This is still relevant in 2024 emva kweminyaka ewu 12🙏
@claudetteduduzile
@claudetteduduzile Ай бұрын
Amen to that 🙌 it will be relevant until Jesus comes back for His church 😊
@susanr3139
@susanr3139 9 ай бұрын
Lord have mercy on us 🙏🏾
@ChasingUlwazi
@ChasingUlwazi 3 ай бұрын
The image of Jesus imosha yonke le testimony
@loveJesusMajola-vk8by
@loveJesusMajola-vk8by Ай бұрын
loJesu ongamfuni...ngalekwethuna uzobe usukhalangaye usufuna aksize,lapho uyobeusungasabhekile bala,ngithi angikutshele usaphila uyena indlela neqiniso nokuphila AMen.
@morenamofokeng1186
@morenamofokeng1186 13 күн бұрын
Amen the song touched my soul deep
@JoseSitoe-v7q
@JoseSitoe-v7q 8 ай бұрын
I BELIEVE ALL WHAT PASTOR MKHIZE SAYS JESUS IS THE AMEN
@khayatokwe
@khayatokwe 5 ай бұрын
I've listened to him before there is his recording on the internet beside the videos , powerful testimony
@samberhanu
@samberhanu 4 ай бұрын
does that one have captions or translation? (sorry don't know Xhosa? i think)
@NomakholwaTongo
@NomakholwaTongo 9 ай бұрын
Ndicela inguquko phambi kobuso kaNkulunkulu
@LifePhila
@LifePhila 9 ай бұрын
Jesus Christ is Lord Philp 2:9-11. Thank you
@SithebisoSithole
@SithebisoSithole 7 күн бұрын
Unkulunkulu a Mbusise
@brianmakhanya1925
@brianmakhanya1925 3 күн бұрын
I believe this man
@NtombizodwaZodwa-nr6il
@NtombizodwaZodwa-nr6il 14 күн бұрын
Ukhohlisa abantu lomkhulu, bakuthengile labelungu ukuthi ukhulume kanjena
@lulekamhlongo7636
@lulekamhlongo7636 9 ай бұрын
Siyambonga ngempela UNkuluNkulu. Sengathi angasisiza siguquke okwentando yakhe
@percymcliver9312
@percymcliver9312 26 күн бұрын
28:36 ❤
@AneleKubheka-je2lg
@AneleKubheka-je2lg 8 ай бұрын
We thank you Lord Jesus 🙏🏻
@KingmannoTech
@KingmannoTech 3 ай бұрын
What is the language he's speaking? Can someone tell me? I wanna translate it in English.
@KhuthazaMjenxane
@KhuthazaMjenxane 2 ай бұрын
❤ the Zulu language in South Africa
@KingmannoTech
@KingmannoTech 2 ай бұрын
@@KhuthazaMjenxane Thank you very much 😊
@BonginkosiGoodman
@BonginkosiGoodman 9 ай бұрын
Ngiyambonga uNkulunkulu ngokuzwa ubufakazi obunamandla kangaka.
@ThulaniMkize
@ThulaniMkize 23 күн бұрын
Ngangiseyingane ngizizwa lezindaba
@NtombizodwaZodwa-nr6il
@NtombizodwaZodwa-nr6il 14 күн бұрын
Yibolabelungu base Chicago
@pitsosebiloane6639
@pitsosebiloane6639 13 күн бұрын
Uyaphila mantombi? ?
@NtombizodwaZodwa-nr6il
@NtombizodwaZodwa-nr6il 13 күн бұрын
@@pitsosebiloane6639 yebo ngiyaphila
@jabuphakathi37
@jabuphakathi37 6 ай бұрын
INkosi ikubusise baba Mkhize
@NtombizodwaZodwa-nr6il
@NtombizodwaZodwa-nr6il 14 күн бұрын
No, no, mkhulu uJesu omhlophe
@mhlengimbokazi4106
@mhlengimbokazi4106 9 ай бұрын
Ohhh syabonga Jesu Christu
@NtedisengLephoto-jc1zc
@NtedisengLephoto-jc1zc 6 ай бұрын
Yes I think it's because God state it very clear that we shouldn't love anything more than him(God)he is a jealous god
@nokubongafmolefe6732
@nokubongafmolefe6732 7 күн бұрын
Nkosiyami ngicela ozongiphendula bazalwane. Ukujima khona akusona yini isono? Ngiwumuntu ojimayo manje ngingaze ngifike ngale ngijime noma ngingasafuni😢
@ayandantinga7060
@ayandantinga7060 7 күн бұрын
I also want to know coz I want to start jogging since I have a big body weight. But I am worried that it might be wrong since Enigma said people who use medication to lose weight will be punished also those who use things to gain weight
@nokubongafmolefe6732
@nokubongafmolefe6732 7 күн бұрын
@ayandantinga7060 yes Enigma said those who use products to build up their bodies are now as big as the quantum 😭😭
@ayandantinga7060
@ayandantinga7060 6 күн бұрын
@@nokubongafmolefe6732 what if I jog to stay healthy in the morning
@skhombisahlongwane9990
@skhombisahlongwane9990 3 ай бұрын
Thank you Jesus
@motsanaphematsepe8564
@motsanaphematsepe8564 7 ай бұрын
Where is he right now?
@SlindileMasinga
@SlindileMasinga 5 ай бұрын
He’s no more
@Sharon.Masengana
@Sharon.Masengana 5 ай бұрын
😢
@Pesaddictefootball
@Pesaddictefootball 8 күн бұрын
This is true
@SyandaGumede
@SyandaGumede 5 ай бұрын
BESE NGIYIKHOLWA LENDABA KODWA YONIWA ILOMLUNGU ORUJE UMLOMO OWAYEYINDODANA KAPOPE ALEXANDER VI EYISOSHA FUTHI EYISITABANE. UNKULUNKULU MNYAMA
@Thembekashozy
@Thembekashozy 5 ай бұрын
Ay nami yang yangdida le yalesthombe
@loveJesusMajola-vk8by
@loveJesusMajola-vk8by 2 ай бұрын
Manje uncamela ukyosha esiHogweni, kunokuthi wamukele uJesu..ngoba uthi unguMlungu ngiyakudabukela
@MvuseleloMOG
@MvuseleloMOG 2 ай бұрын
Enlightening
@joycemkhonto7023
@joycemkhonto7023 6 ай бұрын
Praise the lord
@tumimakhananesa5810
@tumimakhananesa5810 7 ай бұрын
Powerful 💪
@NickDlamini
@NickDlamini 8 ай бұрын
How do inget hold of Pastor Mkhizes contact, i want to share something with him🙏🙏
@SlindileMasinga
@SlindileMasinga 5 ай бұрын
Sewashona 🥹😞
@Sharon.Masengana
@Sharon.Masengana 3 ай бұрын
Share with us please
@harmonyncube8797
@harmonyncube8797 8 ай бұрын
Glory to God amen
@NondyeboHalam
@NondyeboHalam 5 ай бұрын
Enkosi Tata ngezilumkiso ezimnandi kanje.
@noziphodlamini7638
@noziphodlamini7638 3 ай бұрын
Ngicela ukubuza usekhona ubaba endaweni yakaJobe , ubaba uNsibande ngicela asiphendule
@SizahNdelu
@SizahNdelu 3 ай бұрын
Okwesithombe bazalwane abakhutshwa isona ubhompompo awushuthi Loko kuchaza ukuthi iqiniso.okwesibili uJesu wayephila kulomhlaba yini engabimba abanye abane image efananalesithombe bahluleke ukudweba.okokugcina uthe angabeki isithombekwabagulayo.loko kuchaza ukuthi isono akusona isthombe but ukusikhonza
@maxwelltivaringire
@maxwelltivaringire 9 ай бұрын
Glory To God
@bongiprudence2545
@bongiprudence2545 8 ай бұрын
Aww jesu sisize nkosi 😩😩
@nomtunziqubeka7863
@nomtunziqubeka7863 8 ай бұрын
Did i hear right that football players are in hades😳
@thando-nf9bb
@thando-nf9bb 8 ай бұрын
Yea it's true, you heard clear 😢😢
@nomtunziqubeka7863
@nomtunziqubeka7863 8 ай бұрын
@@thando-nf9bb my son is a football player..he has been to overseas more than once for football..lord pls hv mercy🙏
@rixongilefortunateyingwane3861
@rixongilefortunateyingwane3861 6 ай бұрын
I believe they are in hades because they never accepted christ and be obidient not that football will take you to hell
@prudence2909
@prudence2909 6 ай бұрын
Not all of them but those who join occult
@khosiethabekhulu3497
@khosiethabekhulu3497 6 ай бұрын
​@@nomtunziqubeka7863It is because of their lifestyle. Fornication and etc. We all know their reputation.
@SyandaGumede
@SyandaGumede 5 ай бұрын
KODWA OKUNYE AKUSHOYO KUYIQINISO. OKUNYE IMANGA ASEKA IBANDLA LAKHE. eg ukugxeka izayoni, amanazaretha, nesintu esadalwa ngunkulunkulu. Umuntu uyalandwa lapho afela khona. Uma ungakwenzanga uyahlupha.
@Sharon.Masengana
@Sharon.Masengana 3 ай бұрын
You are actually the one who's wrong unfortunately
@mrrkwezulu1728
@mrrkwezulu1728 3 күн бұрын
You know nothing
@ThulaniMkize
@ThulaniMkize 23 күн бұрын
Kodwa abantu abafuni ukuphenduka bakholwe uJesu
@LeeGomez-c9z
@LeeGomez-c9z 16 күн бұрын
LUKE 16: 27 “He answered, ‘Then I beg you, father, send Lazarus to my family, 28 for I have five brothers. Let him warn them, so that they will not also come to this place of torment.’ 29 “Abraham replied, ‘They have Moses and the Prophets; let them listen to them.’ 30 “‘No, father Abraham,’ he said, ‘but if someone from the dead goes to them, they will repent.’ 31 “He said to him, ‘If they do not listen to Moses and the Prophets, they will not be convinced even if someone rises from the dead.’”
@moshekilebunjana3843
@moshekilebunjana3843 7 ай бұрын
Ufumaneka phi utata umfundisi umkhize
@SlindileMasinga
@SlindileMasinga 5 ай бұрын
He’s no more.
@nokuthulazungu3794
@nokuthulazungu3794 11 күн бұрын
Ey ikati kodwa zinceku laze laphazamisa
@SbongileMsibi-if3tp
@SbongileMsibi-if3tp 5 ай бұрын
Ngicela indlela yokumxhumana naye ubaba.
@Sharon.Masengana
@Sharon.Masengana 3 ай бұрын
I heard that he is no more
@TumeloPule-y9g
@TumeloPule-y9g 2 ай бұрын
Amen
@MagwazaBusanike-ed1kt
@MagwazaBusanike-ed1kt 8 ай бұрын
Amen 🙌♥️
@Malinga6435
@Malinga6435 8 ай бұрын
Meeew
@PinkyMehekMbathaMbatha
@PinkyMehekMbathaMbatha 8 ай бұрын
Ohh my goodness
@nhlanhlashabalala2479
@nhlanhlashabalala2479 6 ай бұрын
❤amen
@nolsindi
@nolsindi Күн бұрын
Zulu
@Mamdlalose
@Mamdlalose Ай бұрын
Mina ngmangazwa amanazaretha abekwa yini klandayo ukukhonza ushembe noma ukwenza okubi bebe bengamanazaretha🤔
@servantofgod4311
@servantofgod4311 6 күн бұрын
Uku khonza uShembe
@loveJesusMajola-vk8by
@loveJesusMajola-vk8by 8 ай бұрын
ubufakazi obungadeleki
@zanelezwane4004
@zanelezwane4004 9 ай бұрын
Glorieee 🙌
@SthokozoZama
@SthokozoZama 6 ай бұрын
Gubhela Inkosi ikubusise, izifundiso zakho ziyaphilisa zimnandi
@Malinga6435
@Malinga6435 8 ай бұрын
Amen
@NtombizodwaZodwa-nr6il
@NtombizodwaZodwa-nr6il 14 күн бұрын
Ukhohlisa abantu lomkhulu, bakuthengile labelungu ukuthi ukhulume kanjena
@NinoMbikwana
@NinoMbikwana 12 күн бұрын
Ayikho inkinga Sisi iqiniso uyolithola Uma usuphambi kuka NKULUNKULU
Mkhize testimony about hell and heavens part 2
19:01
Musawenkosi Ngcobo
Рет қаралды 11 М.
Sister Linda Rika   Testimony about Hell part 1
37:26
Musawenkosi Ngcobo
Рет қаралды 1,8 М.
Поветкин заставил себя уважать!
01:00
МИНУС БАЛЛ
Рет қаралды 6 МЛН
Ничего не делаю всё видео 😴
00:33
Miracle
Рет қаралды 693 М.
An Unknown Ending💪
00:49
ISSEI / いっせい
Рет қаралды 52 МЛН
💩Поу и Поулина ☠️МОЧАТ 😖Хмурых Тварей?!
00:34
Ной Анимация
Рет қаралды 1,7 МЛН
84 year Old Witch Doctor Turns To Christ
2:47
Theovision International
Рет қаралды 33 М.
Brother Enigma part 1and 2 izexwayiso kubantu bonke nabaculi begospel
33:38
UBUFAKAZI BABAZALWANE ABASINDISIWE
Рет қаралды 13 М.
Isambulo Nge Atlantic Ocean - Kingdom Of darkness - Brother Enigma
28:38
Zibaluleke ngani izinwele(Bheki Mkhize)
13:34
I Know My Story Tv Show 2
Рет қаралды 237
Testimony of Heaven and Hell | Tat' uZulu - Part One
53:04
Yonela Mamfengu
Рет қаралды 27 М.
From Hell to Heaven. Eps 1. Lady Pst. Cwasi' testimony [Xhosa].
40:52
Bathandwa Cwasi
Рет қаралды 17 М.
Bhuti Sandile - ubufakazi nezifundiso zokuhlukana nezwe
59:27
UBUFAKAZI BABAZALWANE ABASINDISIWE
Рет қаралды 8 М.
Поветкин заставил себя уважать!
01:00
МИНУС БАЛЛ
Рет қаралды 6 МЛН