Рет қаралды 41,986
Inhloso yalomdlalo kwakungasiyo impi njengoba ubona nje nakwamanye ama video angenxa nangezansi kwakungaqhathwanga muntu , kodwa kukuwukuzotshela umphakathi waseNtumbane ngomcimbi we FullMoon 2019 oba semkhondo Rugby Stadium njalo ngonyaka.
Chofa u #SUBSCRIBE ukuze uzothola umlayezo masifaka manye ama video amasha njengoba uGatsheni ezoyodlala eMkhondo kwi #FullMoon2019Event ngomhlanka 15 December.