NAMANJE AKAMKHOLWA UNINA OWAMFIHLELA ISIBONGO SAKHE IMINYAKA EWU 35

  Рет қаралды 75,117

Stetelegu Media

Stetelegu Media

Күн бұрын

Пікірлер: 392
@BrigetteKhumalo
@BrigetteKhumalo 11 күн бұрын
Stetelegu my Queen uphiwe lomsebenzi inkosi isigcinele wena siyakuthanda cc❤❤❤❤
@LindiweKhuzwayo-r2d
@LindiweKhuzwayo-r2d 11 күн бұрын
Ngithanda izwi lakho ntombi kaNdlovu....inkosi ikukhulise kulomsebenzi onzima owukhethile noma obizelwe wona❤
@NonhlanhlaDlaba-r2r
@NonhlanhlaDlaba-r2r 12 күн бұрын
Sesiphakathi sis Stetelegu well done muhle umsebenzi wakho❤❤asambe mbukeli
@KennethMdlalose-ei5on
@KennethMdlalose-ei5on 10 күн бұрын
Uyazisola umama ❤ungabe usamjibimezi ngenkulumo
@bonganibiyela-pz6po
@bonganibiyela-pz6po 12 күн бұрын
Siyabonga cc ukuthi nihlale phansi nomama, kubi impela uma akwenzile kuwe kodwa ukulivuma kwakhe iphutha, sicela umxolele ngenhliziyo yakho yonke ngeke uzisole ngokwenzenjalo 🙏🙏🙏
@bafanaprince2327
@bafanaprince2327 12 күн бұрын
My african Queen Stetelegu sesizwe bhokodo siyabonga umsebenzi omuhle
@ThubeNyawose
@ThubeNyawose 11 күн бұрын
Kunjn Stetelegu ngiyakuvuma sthandwa ubizelwe kulomsebenzi❤️unezindlela zonke zokulungisa izinkinga zabantu syabonga ume njalo❤️❤️❤️
@CharityMathe-k4f
@CharityMathe-k4f 12 күн бұрын
Inzima mpela Stetelegu, mina nje ngifisa ukuza mathupha e Melmont sitetelege sonke. Ibusise Inkosi ❤🙏
@lulamasibiya4391
@lulamasibiya4391 12 күн бұрын
ey mhlampe ufuna isbongo naso esizokuxaka cc yeka kanje uthembe u Jehova baningi abangazazi benikwa izibongo okingesizo but bakhulile abanankinga
@ImeldaNgcobo
@ImeldaNgcobo 12 күн бұрын
I agree with you kodwa kuyadinga usazi isibongo sikababa wakho ungaze ugane noma uganwe kini
@ShumaniNyatheli-e5i
@ShumaniNyatheli-e5i 11 күн бұрын
True ​@@ImeldaNgcobo
@GrandCentralPlace
@GrandCentralPlace 11 күн бұрын
Usisi wenza Kahle asifune isibongo sakhe,ngoba ukugana ,usiko lwakubo,phela samazulu
@lindiweduma7230
@lindiweduma7230 11 күн бұрын
aybo ungahlala kanjani ugazazi ukuthi owakabani kubalulekile ukuzazi . ngoba izingane zongcina ziganene kubalulekile ukwazi isibonga sakho ingoba wena awukaze uhlangabezane nalenkinga ingako ukubona kulula mina ngibuya kuyo lenkinga
@sindisiwenxumalo6388
@sindisiwenxumalo6388 11 күн бұрын
Isibongo siwukhiye wempilo yomuntu ongumzulu
@thabilebhengu6179
@thabilebhengu6179 12 күн бұрын
Ngafika kuqala. Stetelegu uthi asambe mbukeli❤❤❤
@lizekamazinyo3333
@lizekamazinyo3333 11 күн бұрын
MaNdlovu cc ngyohlezi ngikthanda futhi ngiwhlonipha umsebenzi wakho omuhle❤🎉🎉
@LuciaTho-h2v
@LuciaTho-h2v 12 күн бұрын
Masowuthi nje Asambeeeee Mbukeli......❤❤❤❤ ubuye uyvale ngo Umnandi usawbona ubuhlungu usalakahle❤❤❤ Cha dadewethu uyphiwe lento🤲
@stetelegu1591
@stetelegu1591 12 күн бұрын
Nganeyakwethu 🙏 ♥️
@DimaDimariya
@DimaDimariya 12 күн бұрын
Ngaze ngamthanda nangu umuntu hhayi uyiphiwe ngempela usisi lento.❤
@ThonekaTonny
@ThonekaTonny 12 күн бұрын
How Lindeka mngani kanti udlule ebunzimeni obunje 😢😢
@boitumelommushi6788
@boitumelommushi6788 11 күн бұрын
Mina azange ngifake lnto yokwazi ubaba enhloko yaz....ngvele ngabika ku Thixo.....kuyazenzakalela
@kgomotsomohapi3258
@kgomotsomohapi3258 11 күн бұрын
Steteleku u muhle and u are a good adviser ur like an angel I LOVE U SO BIG ❤
@IfixClinix
@IfixClinix 11 күн бұрын
Nontombi akekho umntu o right kulo mhlaba esiphila kuwo xolela umzali wakho.
@DereckJabulaniBajilla
@DereckJabulaniBajilla 12 күн бұрын
Awu wow my lady . The chosen one
@dorothyndlovu1174
@dorothyndlovu1174 12 күн бұрын
Sisi we are proud of you, your work is healing so many people
@latitaabuti8057
@latitaabuti8057 12 күн бұрын
Gulukudu sesikho Ndlovukazi, asambe Mbukeli❤
@ArseniacamiloTsambe
@ArseniacamiloTsambe 12 күн бұрын
Gulukudu asambe mbukele 🎉❤forever you Stetelegu ❤
@letticiasicwebu3402
@letticiasicwebu3402 10 күн бұрын
Our Stetelegu siyakuthanda❤
@BongokuhleMf
@BongokuhleMf 11 күн бұрын
Siyabonga Stetelegu Sisi uyabasiza Abantu ❤
@buciemaphosa3954
@buciemaphosa3954 12 күн бұрын
Wamuhle Stetelegu wethu,ngithanda wena sisi❤❤❤❤❤
@aviweqwayede7762
@aviweqwayede7762 12 күн бұрын
I'm just in love with sisi Stetelegu, ndithanda umoya wakhe❤
@Prudence-v4v
@Prudence-v4v 12 күн бұрын
And ungowesifazane okhaliphile kujabula la ayoganela khona
@ZimbinicordeliaAdam
@ZimbinicordeliaAdam 11 күн бұрын
Viva ntombi yakwandlovu UThixo akufihle ❤❤👊
@AphiwezoeyNdawonde
@AphiwezoeyNdawonde 10 күн бұрын
Sending love ntokazi ...uwudalelwe lomsebenzi
@ThandiSelokela
@ThandiSelokela 12 күн бұрын
Kumele sicabangele izinganezethu thina bomama
@gracezulu5158
@gracezulu5158 12 күн бұрын
Wayi solver Ste bathathe gal❤❤❤
@NomaseKondile
@NomaseKondile 11 күн бұрын
Yhooo ndiyakuthanda maNdlovu uyayiphila le into awukho emsebenzini ukubizo ntombazana yam up stetelegu❤❤
@Estar-nm1nv
@Estar-nm1nv 12 күн бұрын
Ke a morata mme o ipehile hantle in this situation, many of us have been through this situation, I am 1 of many, it pains but with counseling and talking it out time will heal, mo tshwarele mtase, these are cases of our past...apartheid 😢😢😢😢
@NomasontoMdaki
@NomasontoMdaki 11 күн бұрын
Qq
@phutimokwetli2503
@phutimokwetli2503 11 күн бұрын
Watching from Limpopo ❤🎉
@nompumeleloqokola927
@nompumeleloqokola927 12 күн бұрын
Ujehova akwenze kahle Stetelegu wethu❤
@princessnyawo1247
@princessnyawo1247 9 күн бұрын
Ngizwa uStetelegu ebuza ngabantwana kuntombi nayo iyavuma inabo ingabe impilo ayiziphindi yin njengoba esola unozala wakhe. Cc abamama bayasaba amahlazo bayebafise ukufa nawo ungamsoli kakhulu uphefumula ngomusa wakhe noMdali mxolele udlulise kubuhlungu kunjalo amaphutha ukudla komhlaba ungathi umama uyamzonda ngoba isiqalekiso esolenga kusizukulwane sakho ngiyacela cc zenzele wena ikusasa usakhula usazzobona MaGatsheni i lv u more❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🌹🌹🌹🌹🙏🙏🙏🙏
@NombuleloPhakathi
@NombuleloPhakathi 12 күн бұрын
Waching from Capetown love you ntombazane ❤
@MbwanaIbrahim
@MbwanaIbrahim 3 күн бұрын
Yazi lomama uyakwazi ukuzehlisa.. Uyalibona iphutha lakhe xeim❤
@GrahamNicholson-d1o
@GrahamNicholson-d1o 12 күн бұрын
Gulukudu ngangena nge lunch time ne coffee ☕ lami Sawubona Sbhuka Ntombi yaphesheya ko Thukela enhle,ehlakaniphile ,enobuntu,umangena ku valiwe sithi nje Siyabonga ngapha phesheya kwezi Lwandle usenza sibe seduze namakhaya Khuphuka ntokazi lots of love x
@EdnaSwart-m7g
@EdnaSwart-m7g 12 күн бұрын
Watchingfrom Durban Central 🎉
@JuniorNcube-f1r
@JuniorNcube-f1r 11 күн бұрын
Asambe mbukeli❤ love you ntokazii🎉🎉🎉
@bonisiwengubelanga
@bonisiwengubelanga 10 күн бұрын
Mandlovu syabonga ekuncineni umntwana awuthole umkhondo wekubo ngimfisela indlela enhle akuthole kubo ❤❤
@SanelisiweDube-lp4ns
@SanelisiweDube-lp4ns 11 күн бұрын
Asambe mbukeli❤sisemva kwakho all de tym
@businzama6939
@businzama6939 11 күн бұрын
Sangena STETELEGU wethu uzokhuluma umama ngabe awufikanga ❤️❤️❤️asambe mbukeli 🎉🎉🎉🎉🎉🎉
@Khohlwakhanyile
@Khohlwakhanyile 12 күн бұрын
Ay iSuprise ke kimina dank Magatsheni♥️
@sibongilemohlabane9163
@sibongilemohlabane9163 12 күн бұрын
Muhle umsebenzi wakho sisi❤❤
@dollymahlangu6148
@dollymahlangu6148 10 күн бұрын
Asambe mbukeli ngiphakathi my sister big up to you God bless you Stetelegu 💛🤍🤗👊👊
@BongiweKhumalo-l7d
@BongiweKhumalo-l7d 12 күн бұрын
Sesikhona sister weth ❤❤❤
@MphiweNyembe
@MphiweNyembe 12 күн бұрын
🎉🎉sengikhona❤😊
@phumzileevidence4993
@phumzileevidence4993 11 күн бұрын
Eyy..kunzima..syabonga Syetelegu❤
@Andy92maj09-dr1ph
@Andy92maj09-dr1ph 11 күн бұрын
Masowuthi nje Asambeee mbukeli❤❤
@eugeniamtheku2320
@eugeniamtheku2320 12 күн бұрын
Gulukudu ngangena in 13min♥️♥️
@AvuyileStofile
@AvuyileStofile 12 күн бұрын
Asambe mbukeli we ❤u sbhukabhuka
@VelephiMichaelVilakazi
@VelephiMichaelVilakazi 11 күн бұрын
Ngiyakuthanda sbhukabhuka sentokazi❤️❤️❤️❤️
@mihlalintshaca-iy4cy
@mihlalintshaca-iy4cy 12 күн бұрын
Ndiyaxolisa andhleki serious kodwa "Yahleka ingane" wase uyathatha futhi uMama😂😂 God bless you Mama Background is too much Thamk you Stetelegu❤❤
@gabisilengwenya-mu7gi
@gabisilengwenya-mu7gi 12 күн бұрын
😂😂😂 Nami angihleki kodwa "yahlek' ingane"
@mihlalintshaca-iy4cy
@mihlalintshaca-iy4cy 12 күн бұрын
@gabisilengwenya-mu7gi 🤣🤣
@siyabongandela6622
@siyabongandela6622 12 күн бұрын
😂😂 usile njalo
@PreciousMabele-kz8pn
@PreciousMabele-kz8pn 12 күн бұрын
Our own Stetelegu we lv u
@NomathembaMzolo
@NomathembaMzolo 12 күн бұрын
Ngibonga nje ukuthi umama akaphiki uyakivuna iphutha lakhe mxolele Nkosi yam nam ngikhule ngaz ugogo umama ngimaz manje kodwa ngamxolela noma engangiphanga uthando lomzali
@MphoNkolele
@MphoNkolele 11 күн бұрын
As always my Queen 👑 siyabonga ukuthi umama uyewathetha inyani i hope this is the truth 💯 phephisa ntombazana kuxolunga
@zinhlemlambo5209
@zinhlemlambo5209 12 күн бұрын
Uphiwe kodwa cc kulomsebenz ngiyafisa SABC TV akuphe ithuba 🎉 unkulunkulu akugcine sisi
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 12 күн бұрын
Magatsheni ❤🙌
@nomondenomonde5111
@nomondenomonde5111 8 күн бұрын
Big up stetelegu ❤
@NomaseKondile
@NomaseKondile 11 күн бұрын
Uyilwile ntombazana asambe mbukeli tetelega😢 nesibhuka bhuka sentombazana yaseNdabazentsungu thanda kakhulu cc❤❤
@Sanele-v4d
@Sanele-v4d 11 күн бұрын
Asembe mbukeli❤❤muhle umsebenzi Mandlovu
@MavisZitha-g4y
@MavisZitha-g4y 12 күн бұрын
Siyabonga Magatsheni ubizelwe kulomsebenzi ❤❤❤❤
@NormanbongumusaMswazi
@NormanbongumusaMswazi 11 күн бұрын
Wooow Magatsheni ❤❤❤❤
@AyeshaAyeshaKNC7610
@AyeshaAyeshaKNC7610 12 күн бұрын
Asambe stetelegu ❤❤❤
@HlengiweMnguni-gy3os
@HlengiweMnguni-gy3os 12 күн бұрын
asambe mubukeli ❤
@PreyzGasa
@PreyzGasa 11 күн бұрын
Ngithanda ukuthi bebenikana ithuba lokhuluma bengakwebhani,belalelana
@GrandCentralPlace
@GrandCentralPlace 11 күн бұрын
Siyabonga sis Stetelegu ngokuhlanganisa izihlobo ezi dukelení,bafo Kunzima ukuba ingane ukhule ungazazi,, ezinye ingane ziyajabula ukubona abazali bazo wena,dwe
@lizwishelembe0224
@lizwishelembe0224 12 күн бұрын
The mother did what is the best for her, am great full she did not throw her child away even in bad times she loved unconditionally🔥
@FikileMilando
@FikileMilando 10 күн бұрын
But she did throw her away because she didn't raise her didn't care about her treat her different then her siblings hiding her family for 35yrs this mother never love her
@SakhileSakhile-b7e
@SakhileSakhile-b7e 11 күн бұрын
Asamba mbukeli 😊😊utetelege nami ezindabeni zegudu phela 😂😂
@BoyMlalazi
@BoyMlalazi 12 күн бұрын
Yoooh kunzima ukuba ngumama Usuka ulaso isifiso sokujabulisa abantwabakho but is isimo sokuphanda nxa sinzima kubukeka.sengathi uyisahluleki Somzali...asibatshiyi labazali bethu ingoba sithanda.....nxese sisi lawe mama kubuhlungu kunina lobabili
@CindyNana-uy7mq
@CindyNana-uy7mq 12 күн бұрын
Isimo sokuphanta nokungahambi kahle kwesimo akusho Ukuthi asingabatsheli abantwana izibongo zabo nemvelaphi yabo, inkinga Ukuthi sithwesa abantwana ukuxabana kwethu bazali
@ZodwaSonjica-gc2cf
@ZodwaSonjica-gc2cf 11 күн бұрын
Sihamba nawe Stetelegu❤❤❤❤
@EllenShabalala-fh8ty
@EllenShabalala-fh8ty 11 күн бұрын
🎉vele my darling wa ngena😂🎉❤
@staceyndlovu5277
@staceyndlovu5277 10 күн бұрын
❤❤❤❤nana wakithi uthandwa yimina❤❤❤
@thandekileangel8798
@thandekileangel8798 11 күн бұрын
Sthandwa sami❤❤ hayi iyakwazi ukuhlanganisa abantu uphiwe lento ikuwe
@SindiswaMnana-uo2dk
@SindiswaMnana-uo2dk 11 күн бұрын
Asambe Stetelegu ❤❤
@ZodwaGumede-q7m
@ZodwaGumede-q7m 12 күн бұрын
Asambeeeee mbukeli Stetelegu sethu aybo Verulam eMhlasini ngakith ay Stetelegu anidlali sketch lana senilana Verulam au jesu ake nize nakimi jehova inkinga kaMama bo sengaze adlule emhlaben
@stetelegu1591
@stetelegu1591 12 күн бұрын
Thatha I number usithinte 0789388661
@ZodwaGumede-q7m
@ZodwaGumede-q7m 11 күн бұрын
Ngyabonga dadewethu 🎉
@TlalaneNakin
@TlalaneNakin 11 күн бұрын
You are more than Stetelegu uyazilungisa izinti❤❤
@BahleSobahle-yk4qm
@BahleSobahle-yk4qm 11 күн бұрын
Sybonga Stetelegu ❤🎉
@LeboMoeti-r8l
@LeboMoeti-r8l 12 күн бұрын
Muntu engimthandayo❤❤
@ZimkhithaMdzinwa-sq9db
@ZimkhithaMdzinwa-sq9db 10 күн бұрын
We really respect you as a nation because every issue that is brought to you will definitely have a solution
@ZimiseleImoni
@ZimiseleImoni 11 күн бұрын
Steteleku siyabingelela, kuyezwakala kuzolunga❤
@THOLAKELEMNDIYATA
@THOLAKELEMNDIYATA 11 күн бұрын
❤❤ sibhukabhuka sethu
@ThembekaNdingi
@ThembekaNdingi 12 күн бұрын
Kubuhlungu ❤❤❤
@NomawisileMthembu
@NomawisileMthembu 2 күн бұрын
Sawubona Stetelegu,Asambe Mbukeli😂 awuve ungichaza I'ma usushi kanjalo😂
@zamatololubeluhle7947
@zamatololubeluhle7947 12 күн бұрын
Inzima indaba yabazali kudala ngoba if uthola abantwana ekhaya ungalotsholwanga, abantwana bebesala ekhaya babe ngabantwana baka gogo and bakhule besebenzisa isibongo sika mama wabo
@ImiyaloMooikilo-t6r
@ImiyaloMooikilo-t6r 12 күн бұрын
@@zamatololubeluhle7947 and kwakungekhonto ingasilungeliyo amdiyazi le yothwalisa abazalibixanduva umntu uyize Ave xa inguye ngoba ke amadoda ngamadoda wona soze ajike yoze Ave xa emithiswe washiywa apho awe evuka nomntana ibe indoda ihambe nabahanbayo abangamithanda khangele angakholwa na yilento ithi wakhetha ubaleka nam uye kwenyindoda hay hay phinde naxandikushiye kulomntu uthi ungu tatakho undibuze imibuzo wawundishiyelantoni Kanto sifuna kuthi na
@leratoradebe8701
@leratoradebe8701 12 күн бұрын
Ppl.at the background hv no respect we re listening
@PalesaMosokotso
@PalesaMosokotso 11 күн бұрын
Lol mchana I hear you 😂😂😂😂😂​@@leratoradebe8701
@LuccyMasuku-nc2mk
@LuccyMasuku-nc2mk 11 күн бұрын
Kunjalo mphela
@MphoNkolele
@MphoNkolele 11 күн бұрын
My Queen 👑🌹🌹🎉🎉❤️❤️
@veliledlamini9467
@veliledlamini9467 12 күн бұрын
We love Stetelegu Umkhulu Eli wabangenamandla❤
@andiswasawoni3128
@andiswasawoni3128 12 күн бұрын
Tetelega nathi ntokazi yakaNdlovu🤗🤗♥️
@mandrewsibuyi-dz5qr
@mandrewsibuyi-dz5qr 12 күн бұрын
Tetelega nabo Stetelegu uhambe nabo uma bayemzini, Stetelegu Sami syabonga Mama wethu
@SebeMthembu-b7h
@SebeMthembu-b7h 12 күн бұрын
Ubizelwe Stetelegu kulomsebenzi ave ngikuthanda,uJehova akugcine umsebenzi wakho ubuye ube bucayi kabi ningena emzini yabantu
@PhillipMadonsela-c9v
@PhillipMadonsela-c9v 11 күн бұрын
I love you sisi wam❤️♥️♥️❤️🔥 mhle umsebenzi wakho nkosiyam
@SibahleMhlongo-ne2if
@SibahleMhlongo-ne2if 12 күн бұрын
My stetelegu ❤❤❤❤
@HawukeliweButhelezi
@HawukeliweButhelezi 12 күн бұрын
Cc wethu sekunjalo kwakuhle❤
@Nonzuzokakaza-oh2qh
@Nonzuzokakaza-oh2qh 12 күн бұрын
Wisdom yakho stetelegu
@buyisilemajozi2194
@buyisilemajozi2194 12 күн бұрын
Eiy boMama zibalulekile izindlela obuzihamba usemusha. Buka manje lomama udlala ukusa nje
@ThembisileMaphumulo-s7m
@ThembisileMaphumulo-s7m 12 күн бұрын
African Queen 🎉🎉🎉
@NompiloNTULI-du6cd
@NompiloNTULI-du6cd 12 күн бұрын
Sesikhona cc stetelegu sethu❤❤❤sitetelega nawe ngoku
@NosphumleMalila
@NosphumleMalila 11 күн бұрын
😂😂 Sbhukabhuka sentokazi❤
@nonhlanhlaprudence9232
@nonhlanhlaprudence9232 12 күн бұрын
Stetelegu uyasebenza cc syakuthanda❤❤
@fisanizondi951
@fisanizondi951 10 күн бұрын
Kona kubuhlungu ukungazazi ukuthi imvelaphi yakho ikuphi 😢hope ukuba lezingane akanazo azihlobene nomndeni wakhe😢❤️‍🩹
@zodwamthethwa2547
@zodwamthethwa2547 12 күн бұрын
Tetelega Stetelegu muhle umsebenzi wakho uyancomeka.Asambe mbukeli. Syacela abazali bazitshele amaqiniso izingane zabo ubuhlungu obungaka uze ube no 35 years ungasiqondi isibongo sakho.Singabahlali basemzansi sikushayela ihlombe Stetelegu akugcine uJehova
@SiyabongaPhoswa-k5g
@SiyabongaPhoswa-k5g 11 күн бұрын
Siyabonga umsebenzi,omuhle.
UVEZE ISAYIDI ELEHLUKILE OBEKUTHIWA UXOSHA UMNDENI EKHAYA
1:32:18
Stetelegu Media
Рет қаралды 26 М.
KUBE NOMTHELELA OMUBI EZINGANENI NGENXA YOKUBANDLULULA KOMUNYE WOMAMA BAZO
1:00:22
Чистка воды совком от денег
00:32
FD Vasya
Рет қаралды 6 МЛН
Quando A Diferença De Altura É Muito Grande 😲😂
00:12
Mari Maria
Рет қаралды 38 МЛН
UBALEKE WASHIYA ISTHUNZI OWALAXAZA INGANE INCANE WAHAMBA NGOMNYAMA
28:40
Kunzima
7:15
Sanele Ntanzi
Рет қаралды 2,6 М.
OPHETHWE ISIFO SELUMBO USEZE WANQAYUKELWA ITOTOLOZI (IP*P*)
1:06:40
THULELENI TV
Рет қаралды 44 М.
UVUKE INJEBOMVU OGOLOZA NE CARD LOKUHOLELA UMUNTU OSENONYAKA WALAHLEKA.
43:32
Чистка воды совком от денег
00:32
FD Vasya
Рет қаралды 6 МЛН