Shembe: INkosi INyanga yezulu (Thabani thabani-208)

  Рет қаралды 40,792

Doctrine 2

Doctrine 2

Күн бұрын

Пікірлер: 19
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 3 жыл бұрын
UYEZWA NJE UKUTHI KWAKUHLABELELA ISIFUNDISWA SASEZULWINI
@mthengwanene9169
@mthengwanene9169 6 жыл бұрын
Usizi lweNyangayezulu ngo1977 1.Emva komdonsiswano wokuya nokungayi entabeni ngo1977,iNyangayezulu yaphetha ngokuba izidele ilikhiphe izwi lokuphuma komhlangano. 2.Hheyi umuntu wasezulwini,wayehluphekile kakhulu phakathi komuzi kubhekeke ukuba athathe izinqumo ezinzima ngoba kwakunemvunge phakathi komuzi. 3.Waphuma bandla ngemoto yomfana kaKhubisa ivenyana elincane elalisindwa lifuna nokuhusha phansi. 4.Lomuntu wasezulwini wayegqoke ijazi elimhlophe leli ayeveli eligqoka,engenayo ingubo ewumbala,wakhuphuka ngalo iNhlangakazi. 5.Uma inhlangano isezintuthwaneni,lahlukana phakathi ibandla,abantu abadala ngobuningi babo babuyela eKuphakameni bonke,abanye bekhononda bethi ayikho lento kuyiwa kanjani entabeni kuhambe iNkosi,kuphelile manje ngalelibandla. 6.Kwaqhubeka imbijana yabantu nohambo ababesebancane ngeminyaka yokuzalwa,abefundisi babengekho bona,indoda endala eyayinika isithunzi kwakungeyakwaNgcobo,ubabomncane wenkosi uNgonyama,uyena ke owayegqoke ijazi lamakhosi, 7.Inhlangano yahamba kanzima isilekelelwa izingane abagcotshwa abadala bengekho yaze yafika entabeni ngabo 12 ebusuku,ayizange ilale ndawo. 8.Lomuntu wasezulwini wayehluphekile kakhulu kubhekwe ukth uzokwenzenjani,naye ngenxa yemvunge wayengaphansi kwenkulu ingcindezi,kangangokuba akazange alale nasendaweni okwakulala kuyo iNkosi ngamhla ifaka inhlangano ngo '77. 9.Nesihlalo sokuhlala wayengenaso,ekulolosizi nje lokwembatha izimpahla zakhe nomjiva omhlophe. 10.Kwaze kwafika umfokaJali nesihlalwana esi foldwayo (esithi asifane ne camp chair)ngeSabatha wanikela ngaso ukuba iNkosi ithole okokuhlala. 11.Lolusizi olwehlela iNyangayezulu maNazaretha lukhulu kakhulu,kodwa lwalwenziwa yithina maNazaretha kuShembe. 12.Shembe oyingcwele uze usikhumbule ngomusa wakho,usithethelele izenzo zethu ezimbi esazenza kuwe kusuka ufikile ezweni lakithi kuze kube namuhla.Amen!
@thinathompsonmzilikazi9627
@thinathompsonmzilikazi9627 5 жыл бұрын
Can you send this to thinathompson @ gmail.com Ave ngizithanda indaba ngeNyangeZulu ekhaya siphilanje kukusithanda kwayo
@xolanimshengu1528
@xolanimshengu1528 5 жыл бұрын
Ngiba vele sikuyo inyanga yeNyanga YeZulu...uma kunokwenzeka ngicela uyiqale phansi indaba kusuka ekulondolozweni kweLanga kize kuyiwe kubuywe eNhlangakazi ngo 1977.
@ntandocoolgwala4122
@ntandocoolgwala4122 4 ай бұрын
Amen
@lungilesthembakuye1546
@lungilesthembakuye1546 5 жыл бұрын
UThixo owangidala....ukube wayengekho ngab nam angikho emhlabeni...ngybong Jehova wangempela Nyanga Yezulu
@phumelelemonica9142
@phumelelemonica9142 4 жыл бұрын
,yiyona yodwa inkos engake ngakhuluma umlomo nomlomo nayo inkos eyayithi noma ihlabelela Kube kungathi iyafundisa
@rad0246
@rad0246 6 жыл бұрын
Umthente ohlaba usumdala eminye ohlaba isamila.
@syabongasithole3626
@syabongasithole3626 5 жыл бұрын
Uze ungikhumbule Nkulunkulu Nyangayezulu mhlasengimi ebusweni bakho Thixo oyingcwele
@phumelelemonica9142
@phumelelemonica9142 4 жыл бұрын
Inkos eyahlupheka yakha lobubuhle bethu namhlanje abanye bethu sebekhohliwe ungkhumbule momela othin njengentethe
@phumelelemonica9142
@phumelelemonica9142 4 жыл бұрын
Ngiyabukhumbula lobubuso busavela Estes phezulu lapho ngangsabambelela esdwaben sikagogo masiyetempelin
@senzogwala3912
@senzogwala3912 6 жыл бұрын
Ngifilwa usizi uma isishokanje
@NompumeleloBhengu-v3m
@NompumeleloBhengu-v3m Жыл бұрын
😢
@sthembisomngadi8068
@sthembisomngadi8068 7 жыл бұрын
lacula kamnandi iQhawe laseZulwini
@phumelelemonica9142
@phumelelemonica9142 4 жыл бұрын
Inkos yamahlaya
@phakamashembe6281
@phakamashembe6281 7 жыл бұрын
Thuthuka Thuthuka BuNazaretha Hhayyi Kondwa Mfowethu Uyangibusisa Yazi Ngikhala Izinyembezi. INYANGAYEZULU Bangskhuluma Abantu Thina siyalazi Iqiniso Ngo Muziwasebuhleni Ngathj Ngihamba No Antie NOMBALI engikhulele Kuye La Egoli U Thingo Lwalungifihle Kuye I Thi INyangayezulu Ku Antie Akayi thengele U Mbede Sawufuna Lonke I Goli Kwakwiyi Water Bad Kanti Inkosi I Qhoyisa Umaka Antie Ngalo Mmbede Uantie Waye Gane Kwa Ngoyi Wavele Wahamba ngokuphuthuma Ungoyi emvakalokho.... Thina Sahlala Nonkulunkulu Sakhulumanaye Sayalwa Asihlubukile.... Sisabukelakude kepha Siyobuya. Engcekeni ... Sisasekudingisweni Nabo Laba Ba Seku Phakame ni Asibakhohliwe. Ni Phasha Sahlalanaye Kumnandi Ukukholwa Ube Uzalwa Kwa. Shembe Bese Wazu Njengami Ukuthii Awusiyo Inkosi Kepha UZOHLANGANISA. ibandla Angathukike. Amakhosi Awamukele UMPROFETHI Ongumnewabo Amuphe No muzi wokuhlala.. Ngibhalanje Se Ngisr Gumbini Ngiyoze Ngi Phume Ngo Lw sithathu Oluzayo Ngi Lindeke I Skhumbuzo Senyangayezulu .... Ihhe Inkosi Yavuka ... emakhazeni yathi isaya Ebuhleni Abantu bayakhala Kwathuka Abanikazi ba makhaza Yyehh siyekenu Nge Nyangayezulu U Ze Usikhumbule Mkhuluwami Engimthandayo Nebandla lize lihlangane Rest in Peace my Loving Father.
@sakhilemthethwa3802
@sakhilemthethwa3802 7 жыл бұрын
Amen. Umanqoba ukuhlupheka emzini yokhokho bethi. Yingakho sihleli noNyazi. Kuphelele ukuPhakama eBuhleni bamaNazaretha.
@zwakelemabaso9981
@zwakelemabaso9981 7 жыл бұрын
umniikazi
@phumelelemonica9142
@phumelelemonica9142 4 жыл бұрын
Mthente ohlaba usamila
INkosi Nyangayezulu
16:03
Bonani Streaming
Рет қаралды 8 М.
Shembe: Rev Gcwensa (Thixo Nkosi unomusa-238)
9:26
Doctrine 2
Рет қаралды 30 М.
VIP ACCESS
00:47
Natan por Aí
Рет қаралды 30 МЛН
Quando eu quero Sushi (sem desperdiçar) 🍣
00:26
Los Wagners
Рет қаралды 15 МЛН
СИНИЙ ИНЕЙ УЖЕ ВЫШЕЛ!❄️
01:01
DO$HIK
Рет қаралды 3,3 МЛН
小丑女COCO的审判。#天使 #小丑 #超人不会飞
00:53
超人不会飞
Рет қаралды 16 МЛН
Wesihambi Mawungesabi (feat. Sabatha Mtshali & Nduh Jama)
13:50
Sanele Jama
Рет қаралды 33 М.
INKOSI ILANGA July 1965
1:26:30
SHEMBE: Dlakadla Video
Рет қаралды 10 М.
Thabani thabani
12:21
Bonani Streaming
Рет қаралды 7 М.
Iphc ya Tau (Halala Bana)
38:33
Thomli Monyela 32
Рет қаралды 1,7 М.
Shembe : Rev Chiliza (Namhla mina ngithelile-225)
10:43
Doctrine 2
Рет қаралды 72 М.
INkosi ILanga ~"Isibusiso sani ushembe anaso?"
12:35
SHEMBE SERMONARY
Рет қаралды 30 М.
Praise and mantra of Medicine Buddha (Sangye Menla)
28:53
Buddha's Dharma
Рет қаралды 4,1 МЛН
Shembe: INkosi UBhala (Izwi lezulu-147)
12:34
Doctrine 2
Рет қаралды 115 М.
Simi phambi kwakho (242) (feat. Mpilonhle Mbatha)
7:27
Methuli Mlungwana - Topic
Рет қаралды 10 М.
Shembe: Rev Mlungwana (Kwafika izazi-34)
14:23
Doctrine 2
Рет қаралды 100 М.
Милана Хаметова & Milana Star - ЛП ( Премьера клипа 2022 )
2:19
Милана Хаметова
Рет қаралды 11 МЛН
Kalifarniya- UAQYT (feat Qarakesek)
2:55
Kalifarniya
Рет қаралды 930 М.
Bakr - За любовь (Lyric Video)
3:01
Bakr
Рет қаралды 386 М.
Жандос Қаржаубай - Көзмоншағым
2:55
Sivchik feat. Badabum - Бадаладушки (КЛИП 2022)
2:25
FLAGMANMUSIC ® | MUSIC COMPANY
Рет қаралды 5 МЛН