uMfundisi uGcwensa1

  Рет қаралды 100,206

Nazareth Baptsit Church Nazaretha Baptsit Church

Nazareth Baptsit Church Nazaretha Baptsit Church

Күн бұрын

ISabatha lokuqala ngemuva kokuhlala kweNkosi uNyazi LweZulu. Inkonzo iphethwe ngumfundisi uGcwensa emzini waseBuhleni eNanda.

Пікірлер: 52
@nkosinathingema9998
@nkosinathingema9998 5 жыл бұрын
Mina ngokwenkolo, insindiso ngaythola eBandleni lase Reformed St. John's (echibini), KwaMashu... Ave ngibahlonipha aba-Prophet bakwaSHEMBE. Mfundisi Mlungwana, Mfundisi Gcwensa kanye noMfundisi Khumalo, iyangibusisa intshumayelo yabo, abagcotshwa boNYAZI. uSHEMBE uyaphila!!!
@jolasimphiwedabata5179
@jolasimphiwedabata5179 4 жыл бұрын
Ndincede Thixo Nam ndibe li Nazaretha... U SHEMBE NG UNKULUNKULU... 🙏
@sandilemlalazi5438
@sandilemlalazi5438 4 жыл бұрын
Umangabe uhluleka ukuzwa lomfundisi ngempela usuke ulukhuni ngoba ubaba Gcwensa ukhuluma into icace inkosi imgcine lobaba nomangabe umoya wami uphansi kodwa mangike ngezwa intshumayelo yakhe ngivele ngiqine ngime isibindi inhliziyo ivele ikhuleke amen
@mthuthuzelikhabazela5301
@mthuthuzelikhabazela5301 2 жыл бұрын
Siyabonga ukuba nomgcotshwa onjengawe Baba ,uShembe asigcinele wena
@mthethmanzana9073
@mthethmanzana9073 4 жыл бұрын
Niyabona ma Africa, nizonda uShembe uNyazi Lwezulu njeh, nizondi ikhayalenu. #100%uNyazi
@lungilegumbi9706
@lungilegumbi9706 8 жыл бұрын
Baba uyazibeka lezizindaba kunjalo namhlanjena ,uyangiculela umfundisi badla nesizotha nenhlonipho yakho baba awucingi ukuthi uyinazaretha .UNkulunkulu akukhumbule baba.
@nonhlanhlakhanyisile6622
@nonhlanhlakhanyisile6622 10 ай бұрын
Rev gcwensa ❤🙏
@Afrikachanel
@Afrikachanel 2 жыл бұрын
Amen 🙏🏿 baba ngiyabonga isakubekile akekho ubaba engimthanda njengaye ngyabonga Nkosi Nyazilwezulu 🙏🏿
@snehgumedenomfundo8113
@snehgumedenomfundo8113 5 жыл бұрын
*Siyabonga Nkosi Ya Makhosi Ngezimfundiso, Amen*
@rafaqatokmjit774
@rafaqatokmjit774 4 жыл бұрын
Nice ntshumayelo👌💘❤
@bonisiwezulu7918
@bonisiwezulu7918 9 жыл бұрын
Ngibabingelele abangcwele, kwaze kwamnandi emzini oyingcwele eBuhleni, yangibusisa inkonzo nangesabatha sikokuphelele mesilapha uma ungasuka eBuhleni ungathi uyaphi
@jeffreymbekomncela3954
@jeffreymbekomncela3954 4 ай бұрын
Usikumbule nyazi lwezulu
@ntokozomokoena1575
@ntokozomokoena1575 9 жыл бұрын
uNyaziLwezulu uNkulunkulu wami 100%
@nompilomtshali4573
@nompilomtshali4573 8 жыл бұрын
awu nkosi uyabathanda abantu.
@ntuthukodeon5173
@ntuthukodeon5173 7 жыл бұрын
Nkosiyam endleleni zam zonke zemimoya emibi ngiphakamisa wena NYAZI LWEZULU...
@mdletshephakamile96
@mdletshephakamile96 6 жыл бұрын
ngiyabonga nyaZilwami ngenkonzo yasegibisiya
@sizweluthuli6379
@sizweluthuli6379 5 жыл бұрын
Mmmh awu kodwa Nkosi yamakhosi uze ungikhumbule
@hlengiwelwazi1807
@hlengiwelwazi1807 12 жыл бұрын
mmm lenkonzo yangenza ngabambelel ngokweqile onyani lwezulu,inkosi inbusise bantwana bonyazi
@mdletshephakamile96
@mdletshephakamile96 6 жыл бұрын
ngibingelele manazaretha agcwele inkosi inibusise
@intwenhle
@intwenhle 12 жыл бұрын
Syabonga bantwana abahle,iNkosi ikubusise ulihambise izwi layo.
@ntombizolilegoodness7143
@ntombizolilegoodness7143 8 жыл бұрын
unyazi lungu nkulunkulu,izolo lusukimise ingane ekade ingasahambi etehuis yase Shepstone
@menzinduduzo2132
@menzinduduzo2132 10 жыл бұрын
eeee " kuuuuunjaaaloke namhlanjena, eeeemagqumen' as' Ohlange"
@langelihleachie9460
@langelihleachie9460 12 жыл бұрын
shmbe is the way
@ntokozomokoena1575
@ntokozomokoena1575 9 жыл бұрын
Kwafika Izazi Zivela Empumalanga
@philamthethwa6010
@philamthethwa6010 4 жыл бұрын
Nkosi yami SHEMBE 💞♥️💖❤️💓👣⌚🙏
@thokozanimvelasetk5887
@thokozanimvelasetk5887 8 жыл бұрын
100% unyazilwezulu
@MsimangoSl
@MsimangoSl 11 жыл бұрын
Kumnandi ukuba yi Nazaretha, uze ungikhumbule BHOMEYA...
@Khamelikhulu
@Khamelikhulu 12 жыл бұрын
Yaze yamnandi inkonzo kaMfundisi weNkosi... Inkosi inibusise manazaretha amahle oNyazi LweZulu.
@nonhlanhlafiona
@nonhlanhlafiona 2 ай бұрын
Definitely gonna try it but I have one problem,what is curd guyz and what can I use to replace it.but really love it
@mbaliyenkosibuthelezi9921
@mbaliyenkosibuthelezi9921 12 жыл бұрын
With all due respect " He doesn't care how you praise Him, just praise Him while you can".
@langelihleachie9460
@langelihleachie9460 12 жыл бұрын
engabe wena ukwazelaphi lokho
@ntombenhlempungose616
@ntombenhlempungose616 11 жыл бұрын
iyinkosi yamakhosi NYAZILWEZULU no matter bengathini
@snehgumedenomfundo8113
@snehgumedenomfundo8113 5 жыл бұрын
Wee Ntombenhle,,
@hlongwanehlongwane4950
@hlongwanehlongwane4950 2 ай бұрын
Khona la ashumatela jhona ngonomafinyila siyacela nisiphe
@nhlakakhomo64418
@nhlakakhomo64418 2 ай бұрын
kzbin.info/www/bejne/roG1kJ58qamAm8kfeature=shared
@zamanimzamo5614
@zamanimzamo5614 7 жыл бұрын
Mzamo zikhali ushembe unkulunkuli
@mveloe
@mveloe 11 жыл бұрын
uya nin ukongi khetha lmao
@mzwemakhaye4747
@mzwemakhaye4747 6 жыл бұрын
Mmmmm Shembe
@thokozanimvelasetk5887
@thokozanimvelasetk5887 8 жыл бұрын
cha zimnandi lezinkonzo sicela nifake neza MVA madondo
@ngwanengwane-v1u
@ngwanengwane-v1u 4 ай бұрын
❤️
@zakhelezakes3974
@zakhelezakes3974 4 жыл бұрын
siyabonga kumfundisi uGcwensa ngetshumayelo zakhe
@nonhlanhlafortunate3801
@nonhlanhlafortunate3801 12 жыл бұрын
Sanbon baf2 ngcela ukubza uma ufuna uthenga ivideo la wenzenjan plz onolwaz akangsize bandla
@ThobaniNzuza-q3m
@ThobaniNzuza-q3m 7 ай бұрын
🙏
@samkenkabinde675
@samkenkabinde675 4 ай бұрын
Siyabonga lenkonzo nkosi u Shembe uzenami ukhumbule noma ngasonti kwa Shembe uze ungiphe uthula enganeni zami zonke uziphe umsebenzi ususe konke ubunyama okuphezukwa okuvalile khumbula indodana yami eyaninkela kwa shembe ikhuthale ulungise nkosi nayo ithole umusebenzi eyaninke harikoko suse izimpi ezimulandelayo zabaphilyo nesebalala nkosi khumbula mina mfelokazi nkulunkulu ka shembe wo Nyazi lezulu
@ndubiyela
@ndubiyela 13 жыл бұрын
mmmm
@mveloe
@mveloe 11 жыл бұрын
you cant love
@lefilsdumessage7982
@lefilsdumessage7982 6 жыл бұрын
6. Yazi ukuthi uma ngabe uNkulunkulu ebengumholi walawo mabandla, bebengeke bathandaza ndawonye namaBuddha, namahikaris, namaSulumane, nabathakathi, nama-masks, kanye nokudakwa nemidanso yempi ... 7. Futhi kakhulu. amabandla ase-Afrika angazimemezela kanjani kulobo buqhwaga futhi nakomabona kude (television) ababolile, kulabo ndlukulu futhi nemigwaqo yamakhosi, kulezi zindlela zomgwaqo, nakumaphephandaba aveza abantu besifazane abanqunu, imilolo engcolile nemidanso, ukusatshalaliswa kwamakhondomu, ukuhlela umndeni nokunye. Uyabona? Lapho isono sisemthethweni, ibandla kumele lizimemezele. Uma benikeza amakhondomu kubafundi, kumasosha futhi kanye nakwabanye futhi amabandla athulile, akufanele bathandaze uma kunjalo, uma kungenjalo bayisitha esikhulu se-Afrika futhi yilokho abayikho! 9. Uma izijeziso zifika ezweni, ikakhulukazi zimelene namabandla futhi lezo zijeziso zibonakalisiwe njengakuqala konkulunkulu baseGibhithe. Uyabona? Mina, Kacou Philippe, isigqila sikaJesu Kristu, angikudabukisi kodwa kuyize ukuthi uthandaze. UNkulunkulu wavusa izinceku ukuba abonakalise isahlulelo njengoba avusa inceku yakhe uNebhukadenetsare ukuze amelane no-Israyeli esikhathini esidlule. Akuyena yini uNkulunkulu ovumela konke okukwenzeka emhlabeni? [Umq: Ibandla lithi, "Amen! "]. 11. Kusukela ezimvini ababeyizo, abazukulu bamaKhristu, befunga iBhayibheli, baba yinkanyamba echotshozayo, bombarding, bezibophezela nge-vetoes kanye ne-embargoes. Esikhundleni sokuthumela ukolo emindenini yabo yase-Afrika mahala, bathumela izikhali zokubulala. Bathumela uTommy Osborn, uBenny Hinn, uMorris Cerullo, uBilly Graham, ... ukudukisa izakhamuzi zomhlaba. Futhi bayaziqhenya ngokuthi, "UNkulunkulu abusise iMelika." Uma uNkulunkulu ebusisa leMelika engiyibonayo, khona-ke uNkulunkulu kumele aphenduke ngokubhubhisa iSodoma neGomora. Uyabona? Uma uNkulunkulu ebusisa le Ivory Coast engiyibonayo, khona-ke uNkulunkulu kufanele aphenduke ngokubhubhisa iSodoma neGomora. Futhi ekuvusweni, uNkulunkulu kumele acele abantu baseSodoma neGomora ukuba bathethelelwe. UNkulunkulu kumele acele abantu baseNineve ukuba bathethelelwe. Uyabona?
@lungilemngomezulu6318
@lungilemngomezulu6318 7 жыл бұрын
Bantwana benkosi ngyanibingel, ngcrla ningthandazise, ngalotsholwa umuntu ongakholwa kulelibandla kwangathi akanankinga nenkonzo yami ngoba ngythanda ukufa mhm manje sekshintshile akasathandi ngye Sabathen. Angsabaz nobuhle bomhlangano.
@nomvelomvelojozi6999
@nomvelomvelojozi6999 7 жыл бұрын
ngiyaluthanda unyazi lwezulu
@mphathishangase3958
@mphathishangase3958 5 жыл бұрын
Kakade vele umNazaretha akagani umuntu ongesilo iNazaretha ngazo zona lezizinto. Nithatha amapharele enu niwajikijelele izingulube, namuhla ipharele lakho alisekho. UShembe sengathi engangena kulomuntu ezizwe esevuma ukuthi ubuyele esabatheni. INkosi ikukhumbule dadewethu.
@prettymthembu5399
@prettymthembu5399 3 жыл бұрын
Amen
@thokozanimvelasetk5887
@thokozanimvelasetk5887 8 жыл бұрын
100% unyazilwezulu
Shembe: Rev Gcwensa  - "Nemesta G" (2009)
1:14:29
Ndumiso Z
Рет қаралды 27 М.
......usevumile kwabanye ukuthi walingeka (ukuthi angigudluzwe kulesi sihlalo).....
41:41
Nazareth Baptsit Church Nazaretha Baptsit Church
Рет қаралды 152 М.
Почему Катар богатый? #shorts
0:45
Послезавтра
Рет қаралды 2 МЛН
Shembe: Rev Gcwensa "Inhliziyo Ngeke Uyikhohlise" (~2010)
1:12:34
ISabatha lokuqala Rev eKhenani 2025| Rev Mqadi
1:04:32
Nkulisa Temple
Рет қаралды 6 М.
Shembe: Rev Chiliza (Ihhengenyane)
47:20
Doctrine 2
Рет қаралды 110 М.
uMfundisi uGcwensa2
32:59
Nazareth Baptsit Church Nazaretha Baptsit Church
Рет қаралды 28 М.
UNyazi: Indaba kaNkwanyane noShembe.
1:23:00
SiphilangoNyazi
Рет қаралды 120 М.
rev gcwensa namazwi amnandi
39:23
TRIPLE M
Рет қаралды 21 М.
Shembe: Rev Chiliza (eBuhleni-20Feb2010)
48:23
Doctrine 2
Рет қаралды 100 М.
Mfundisi Jele
1:15:14
Bonani Streaming
Рет қаралды 7 М.
Shembe: Rev Mlungwana (eBuhleni-23July2016)
1:15:19
Doctrine 2
Рет қаралды 40 М.
Akudliwa muya kushembe; (REV Gcwensa)
1:00:45
TRIPLE M
Рет қаралды 15 М.
Почему Катар богатый? #shorts
0:45
Послезавтра
Рет қаралды 2 МЛН