Ngabanjwa Oqotsheni Ngilele Nosomatekisi. Umyeni Wami Akaze Asho Lutho. NGINOVALO.

  Рет қаралды 56,936

Emakhaya TV

Emakhaya TV

23 күн бұрын

#ukuthwala #stories #duet #cheating

Пікірлер: 630
@user-zn2dj8vf1e
@user-zn2dj8vf1e 21 күн бұрын
Sisi uyahlonishwa umuzi wendoda bekunani uphume uyowenzelakude lamanyala
@GabrielMagubane
@GabrielMagubane 21 күн бұрын
😮Hawu ulala nendoda emzini wakhe,ukhohlakele.Buyela kini uzofa.
@syabongajobe5276
@syabongajobe5276 20 күн бұрын
Umuntu weslisa unendlela yakhe yokwenza revenge wait for it 😢
@nanamayendisa6309
@nanamayendisa6309 21 күн бұрын
Wena sisi wabantu ukhohlakele kabi!ungenisa ishende in your marital home wawucabangani vele?Nanihlulwa yini ukuya emahotela niyogila lemikhuba yenu khona Mnxim
@COC_TV11
@COC_TV11 17 күн бұрын
Lendaba yabafazi yoku justify ubufebe iyacika nje😭🤞
@SibusisoKeswa
@SibusisoKeswa 21 күн бұрын
Uzokubulala slowly but surely wait for it 🤞🏻
@user-ix9tj5tl9r
@user-ix9tj5tl9r 21 күн бұрын
Utokhawula bufirifiri lo.usamcabangela
@hlengiweleopard5811
@hlengiweleopard5811 20 күн бұрын
Umbulele already, silence is a best weapon.
@ThamiMtambo
@ThamiMtambo 17 күн бұрын
Futhi kumele imugodukise
@user-bx1fz9he2l
@user-bx1fz9he2l 14 күн бұрын
But cc endlini yakhe yohh on hs bed 😢😢
@lungilegumede2082
@lungilegumede2082 21 күн бұрын
Sis kumele nawe uthole umsebenzi ube busy uzobona uma ubuya ekhaya ntambama uzobe ukhathele. Lomdlalo wocansi kulalwa till the morning owabantu abangasebenzi vele basuke bengakhathele. Funda ukucabangela uMyeni wakho
@mphiledlamini382
@mphiledlamini382 21 күн бұрын
Umuzi womuntu uyahloniswha..iphutha elikhulu olenzile
@curiousk4083
@curiousk4083 20 күн бұрын
Ngifisa wonke amadoda angaba nje. Yindoda le, lomfazi ukhohlakela. Phuma emshadweni ngoba vele uwubulele umshado wakho wena uqobo
@sthembilemalaza
@sthembilemalaza 21 күн бұрын
Cha niyafeba bafazi abashadile aysuka
@njabulomthembu3096
@njabulomthembu3096 21 күн бұрын
Waze waybulala indoda sisi wabantu... kahle kahle uwena obulele indoda😢 Okungase kwenzeke kuwena kungabe vele bekukfanele cz unempene.. wahluleka ukuziphatha at least uzame ukukhuluma naye ubaba bt wena wakhetha ubufebe... unonya sisi.
@GuguNhlapho-bx1yp
@GuguNhlapho-bx1yp 21 күн бұрын
Luyeza lukhulu kulindele🤔😎
@sazisophakamile
@sazisophakamile 17 күн бұрын
Zonke izfebe mazivukwe impene zivese zifune uku blame bonke abantu
@jabulanimsomi8434
@jabulanimsomi8434 17 күн бұрын
Mina bengithi uyanqena yini ukuzibulala? That is the best solution okwamanje. Ayikho into enyanyisa njengenja engabongi. Umehlisile isthunzi umyeni wakho esebenza kanzima esebenzela wena and the worst part yile you justify LA manyala owenzile. Lalela ke umyeni wakho usacabanga indlela azokugudluza ngayo ngaphandle kokuthi kuphazamiseke impilo yakhe. Angithi Uma nidivosa uyena ozolahlekelwa yizinto azisebenzele kanzima inkantolo ithi azothathwe wuwe uyozidla namashende
@NomaguguNgcobo
@NomaguguNgcobo 19 күн бұрын
Yiko amadoda efuna abantu abasebenzayo ngoba bayakwaz ukukhathala mubuyemsebenzin
@fikilengidi8191
@fikilengidi8191 19 күн бұрын
Yozwi lelo. Angiyifuni indoda engasebenzi. Iya cheater ithi wena ubuya ukhathele yet ukusebenza kuyakhathaza futhi umsebenzi une stress. Umahlalela akayazi leyonto
@user-ks9zb1ml6f
@user-ks9zb1ml6f 21 күн бұрын
Lo Tax driver wabanjwa yidlozi,lathi ngane yethu zibonele ukuthi wathatha into engelutho
@ezwenibhebhe5766
@ezwenibhebhe5766 21 күн бұрын
Rest in peace darli inkinga yethu abantu besifazana siphethwe yibufebe nje kuphela hayi ngeke.utshadile hlonipha umnyeni wakho darli
@gettymoyo914
@gettymoyo914 21 күн бұрын
Rest in peace in advance cc
@user-sn8ut6hk8g
@user-sn8ut6hk8g 12 күн бұрын
Isigwebo esikahle impela lesi akushaya ngaso sifebe somfazi
@AndiswaNqobile
@AndiswaNqobile 17 күн бұрын
Kodwa ngabe niyithathaphi lemizwa enjena, ngcela nje unkulunkulu aqhubeke neyami imizwa injengoba injena... Mina uma engekho umuntu wami akekho uma ekhona ukhona nje njalo
@user-nr9xc5db7r
@user-nr9xc5db7r 21 күн бұрын
Ngyawthand uaction womnyen wakho....ay, indoda leyo....uwen ofayo manje 😅😅
@MeshackKhoza-tz9fs
@MeshackKhoza-tz9fs 21 күн бұрын
Umama lo uyisfebe nje ayikho indaba yakhe
@user-mz8ts3bu4o
@user-mz8ts3bu4o 16 күн бұрын
Sisi cela utata nibe kwi public place umxelele how you feel and uxolise ngokwenzekayo that day. UYAKUTHANDA LOMFANA amadoda awaxoli never but if he still with you at home forsure he loves you. Tell him how you feel qha
@SceloMashiwa
@SceloMashiwa 13 күн бұрын
Ucabangel ingan zakhe
@sthulileguh2792
@sthulileguh2792 21 күн бұрын
Kuyakhulwa phela cc
@mondliafrikakahadebehadebe1006
@mondliafrikakahadebehadebe1006 18 күн бұрын
Uyisifebe nje wena, nondidwa
@WandileShandu-xk9sb
@WandileShandu-xk9sb 16 күн бұрын
😂😂😂
@LungileNdlovu-mi5rj
@LungileNdlovu-mi5rj 21 күн бұрын
Abanye abafazi banezibindi uyenza kanjani into enje utshadile ayi kunzima wena bhuti ophethe loluhlelo why ungadedeli abadala kunawe bephathe lohlelo ngoba njalo ukhala ngokuthi umncane
@user-zi9us3bs7x
@user-zi9us3bs7x 17 күн бұрын
Thina sazi ukuty abantu abashadile bayazikhuluma izinto bendawonye kwakumelwe umbuze umyeni wakho ukuty ubangelwa yini asheshe akhathale ngoba kungenzeka ukuty kwakunokuthile ayekusebenzisa ukuze akujabulise kodwa wayengasakwazi ukukuthola futy nokusebenza nje kukodwa kuyamkhathaza umuntu .kunokuty uthathe isinqumo esiryt sokukhuluma naye ngezinto wena wabona ukuty uthathe isinqumo esibi kakhulu .ukuthula komuntu kuyingozi cc ngoba njengoba ethule inhliziyo yakhe igaya izibozi zodwa .wena okwakho khuluma naye biza abantu abazokusiza ukhulume naye lendaba isiyabadinga nabanye abantu kwenze lokhu ukuze naye abhodle ukuthula kwakhe ubuka wena ukuty awuzisoli ngalutho ngowakwenza kuye okubi kangaka .kodwa ngabe kade asithatha isinqumo ngawe sokukubulala noma sokuhlukana nawe kodwa usecabangela izingane zakhe ne reputation yakhe ngoba umehlisile isithunzi sakhe .kodwa njengoba yena ethule wena yenza izinhlelo zokuty lento uyikhulume futy uxolise ngesenzo sakho esibi kangaka
@businzama6939
@businzama6939 21 күн бұрын
SHWELE NGABAFAZI ABASHADILE ANIFEBI KAZI NISUKE NIVELANI UKUSHADA NISAPHETHWE ILE MFEBO YENU UBHUTI U WENA USUWALIWE UKUTHI AWUKAZI UZE UYASHO UBEKUNELISA BUT MASE KUSHITSHA AWUKHULUMANGA NGANI NOMYENI WAKHO WABONA KUNGCONO UYOFEBA EYYY IZINTO ENIZENZAYO 🙆🏾‍♀️🙆🏾‍♀️🙆🏾‍♀️
@NompumeleloNdlangamandla
@NompumeleloNdlangamandla 21 күн бұрын
Ubufisa athini ubaba ngoba akukho la othe khona waxolisa kubaba?? Ngiyabonga baba uyindoda emadodeni baba
@user-sz6pv6xc7w
@user-sz6pv6xc7w 21 күн бұрын
Unamanga wemama uxakwe ubufebe
@businzama6939
@businzama6939 21 күн бұрын
Nje
@GloriaKhanyisileZuma.
@GloriaKhanyisileZuma. 21 күн бұрын
Emzini wakhe , embhedeni wakhe pho, ayi sale usubuya Nkosi Jesu kubi kubi kakhulu
@makaintlegampe7762
@makaintlegampe7762 21 күн бұрын
Why uzisa ishende ebhedini yendoda yakho Hai awumhloniphi cc Silence is a perfect revenge😊
@user-ur1gg7qb9d
@user-ur1gg7qb9d 21 күн бұрын
Cela abakwa Makhaya TV bakukhaphe uyocela uxolo
@user-qg6fk4xt5b
@user-qg6fk4xt5b 21 күн бұрын
Uyazi lobaba uthule mhlampe wacabanga ukuthi akakhiphe emafeni akhe ayowashiya mhla ehamba emhlabeni nalelo swazi kufanele ulindele
@chrismazibuko2740
@chrismazibuko2740 12 күн бұрын
Zonke ifebe zibeka izathu njengawe uletha indoda endlini embhedeni wendoda unondindwa kwaphela nje wena
@ericzungu1180
@ericzungu1180 10 күн бұрын
Omkhulu
@MinathiGama
@MinathiGama 21 күн бұрын
Asikho isizathu which justifies ubufebe. Khona akulula, kodwa usisi kubhuti axolise. Okunye usisi akakhule ngokomqondo azi ukuthi ngokukhula umuntu uyashintsha bese ukwenza kungabe kusafana. Simufisela inhlanhla usisi kuloluhambo. Kodwa kuyavela kulendaba ukuthi akusiwo amadoda kuphela athanda ucansi, yikho amazulu ake akhulume ngempene.
@ThobileHlengwa-lo8oi
@ThobileHlengwa-lo8oi 21 күн бұрын
Ha iyathusa lento yalosisi muntu othulayo wingozi ngoba awumazi ucabangani
@Smojero
@Smojero 20 күн бұрын
Wabheda losisi..angithi babe book emalodge... Wabheda ngokuthi afaka enye indoda emzini wendoda yakhe.... That's disrespect of the highest order,!
@vusinovangkuthandile3956
@vusinovangkuthandile3956 17 күн бұрын
Lo sisi akanambeko why wayeletha usomatekisi embhedeni wendoda, wena sisi uyinto yenhlamvu nje unempene xem angifuni kungasho uthanda ipipi too much usuwedlule. Uze ulale naseteksini ubulawa ubuclever nje.
@KhayelihleXolela
@KhayelihleXolela 21 күн бұрын
Kulenkathi esiphila kuyona uma usuthatha umfazi kfanele ubiyele isbaya sakho Ngoba abafazi banamhlanje ababambeki 🤞
@SbusisoNgubane-xq7xx
@SbusisoNgubane-xq7xx 18 күн бұрын
Emotional intelligence at it best from this husband,hat off🎩
@NeliswaNdebele-uo6ry
@NeliswaNdebele-uo6ry 15 күн бұрын
Lendoda yabanebhadi yaganwa yinja efana nawe.Mina uyangenyanyisa uncolisa igama lethu siyimbokode
@SilindileBalungile
@SilindileBalungile 21 күн бұрын
Wayevele esezijolela ubaba wakwakho naye kodwa wona ukulalisa ishende emzini wendoda uyibulele iphila
@khoimkhwanazimusic3504
@khoimkhwanazimusic3504 15 күн бұрын
Asikho isimilo wena wathulelani wangakhuluma nendoda into ekuphethe kabi. Uyafeba nje wena. Awusaqhubeki nalobhuti so ubuhlupwa yini ukubekdzelela lendoda yakho
@PassmoreKhumalo
@PassmoreKhumalo 21 күн бұрын
Cha nje isfebe lesi finish
@jewelmkhwanazi1213
@jewelmkhwanazi1213 17 күн бұрын
Ubufebe yey noma ushadile
@Smojero
@Smojero 20 күн бұрын
Ngeke uhlezi ushaya iwhole night njalo...ay ngeke ..phela uyasebenza lomuntu and usebenzela wena... Wena uloke usi indoda ayibuzwa kodwa ukwazi ukufaka enye indoda emzini wakhe endlini eyodwa....ay unondindwa nje... Phindela kini, usuwuqedile umuzi
@user-rx7ew9bz5e
@user-rx7ew9bz5e 21 күн бұрын
Nofele emanyaleni cc yazi bewungeke utshele Indoda eyakususa Kini ukuthi awukho ryt or nifune usizo kumuntu Cha wehluleka zifungo zenu zomshado
@khumbulanifaku380
@khumbulanifaku380 16 күн бұрын
Ayicha uyisfebe samama
@Nokubonga143
@Nokubonga143 21 күн бұрын
We ngabe kade ngathutha ngabaleka
@mpumimabija2965
@mpumimabija2965 21 күн бұрын
Yimi loyo, it doesn't look good.
@buciemaphosa3954
@buciemaphosa3954 21 күн бұрын
Usalinde kuthi ngane zikhule zikwaz ukunzela mdoko bese uyaqeda ngawe🫢
@SothondoseTV
@SothondoseTV 18 күн бұрын
Wena nje wawuzi phathelwe yi mpene . Umuntu osebenzayo uyakhathala wena ufuna akubhebhe kuze kuse ekhathele ebuya emsebenzini asebenze kanjn kusasa engalalanga ebusuku. Umuntu osebenzayo uyakhathala kumele aphumule . Kwakufanele kuze kuse ekuseni ngesikhathi ningaka hlali ndawonye. Ngoba wayekhokha i score mayese hlezi enawe akufani mina ngibona kunguwena ongamcabangeli umyeni wakho usebenza kanzima. Usebenzela wena nezingane wena awukuboni konke lokho. Cha uncolile bo😮
@ngakamoloi3456
@ngakamoloi3456 20 күн бұрын
Excuse yobofebe
@musamthembu2443
@musamthembu2443 19 күн бұрын
Yingakho nje mawushadile kubengathi umfazi angahlala ekhulelwe nje, azale kuphele u 3 months amithe zize zibe nhlanu izingane🤞
@user-sl1ii4gu8q
@user-sl1ii4gu8q 19 күн бұрын
😂
@ziboneleshazi1312
@ziboneleshazi1312 16 күн бұрын
Awu kodwa cc embhedeni wenu pho...ai uyisifebe nje hamba uyosho kini lawuzalwa khona kwakumele uhlale phansi nomyeni umtshele inkinga onayo seku l8t manje wena yana kini kubo yibo abazophuma nomhlahlandlela ngoba nguwe owonile
@MalibongweGomba
@MalibongweGomba 13 күн бұрын
Wena ubeka icala kumyeni wakha,wamxelela Na ngokungeneli kwakho?okanye wavele wathatha isigqibo? Uwrong Wena sisi
@musawakhejabulisiwenene7283
@musawakhejabulisiwenene7283 17 күн бұрын
Sisi uwrong Awufebeli emzini we ndoda uya booker nje
@Gcinaphi-gs6fn
@Gcinaphi-gs6fn 20 күн бұрын
Kwaze kwanzima cc am also married for 6 years now anghlalekhaya husband works at jozi ungbona After 3 months kunzima kuhlala ubulawe yindlala babekhona abakushelako ... Ngasosokhe skhatsi nangcabanga kumngangela ngbuye ngkhumbule indlela engimthsda ngayo n our vows manje sengakhetha ukumlida.
@glenngwenya1084
@glenngwenya1084 20 күн бұрын
Wow wahlala after ubanjwe nomuntu embhedeni Sisi? Ithi nje ngisho ngangiyolandela lo owaphuma wabaleka bengingeke nje ngihlale lapho amahloni angangenzani😒😒
@zamamkhwanazi2441
@zamamkhwanazi2441 21 күн бұрын
Ama hour amabili amathathu 😮 kanti ucansi nilwenza kuze kusale ithambo, you selfish cc indoda.. umnyeni uyasebenza uyakwenza inkinga you have too much time.. sebenza uyeke ubufebe
@ncengimthembu2799
@ncengimthembu2799 21 күн бұрын
😂😂😂😂akabuqali manje isifebe esidala esikwazi ukulala nendoda emzini wenye indoda
@sicolilenkosi2070
@sicolilenkosi2070 21 күн бұрын
Cc officially usfebe nje dankie
@thobileshezi4250
@thobileshezi4250 21 күн бұрын
Wena wawuphethwe ubufebe nje qha....muntu wesifazane uyakhona ukubekezela nanokuthike kwakumele umbuze umnyeni wakho nishadile moos yize ungowasemakhaya bt nje niyaxoxa nobaba wekhaya.
@nhlanhlanhlengethwa5291
@nhlanhlanhlengethwa5291 14 күн бұрын
Hamba sisi ulandele losomatekisi wakho
@NokuzolaRukanswaza
@NokuzolaRukanswaza 19 күн бұрын
Niyakhuluma ngoba kungakaqondani nani
@SpheleleSimelane
@SpheleleSimelane 19 күн бұрын
Kodwa wena uyamdelela kodwa lobaba wabantu, why ulalenendoda emzini wenye indoda nxa😢
@user-rx7ew9bz5e
@user-rx7ew9bz5e 21 күн бұрын
Kwamele ugeze umuzi wendoda ufebile wena
@thabanimpungose2406
@thabanimpungose2406 21 күн бұрын
Lo mlisa wayesazi ukt khona umuntu okhona so njengoba ethule akumethusanga akubona
@user-zv5iu6sf4s
@user-zv5iu6sf4s 21 күн бұрын
Usis akaye kube ababikele bese istry bese beyahlawula
@thobisilesibisi3449
@thobisilesibisi3449 21 күн бұрын
Okubuhlungu ukuthi nalona ocheater naye ngeke akushade ngoba uyakwazi ukuthi awunaso isimilo. Uyamangaza no somatekisi ukuyolala emzini wenye indoda isibindi esingaka
@businzama6939
@businzama6939 21 күн бұрын
Uyasazi wasthola kanjani lesfebe mx
@thembashwala9058
@thembashwala9058 21 күн бұрын
Khohlwa that marriage is over go back home and tell them your wicked ways
@thamsanqabuthelezi8460
@thamsanqabuthelezi8460 14 күн бұрын
Asiyikhulumi indaba yomuntu ofebayo. U are done.
@slindilemahlobo5934
@slindilemahlobo5934 21 күн бұрын
I know someone owabanjwa indoda, this is the 6th year engakhulunyiswa they sleep in different bedrooms... long story short...indoda ayixoli uma ikubambile ngisho ingasho but inhliziyo ayidlulisi akufani nabantu besifazane siyadlulisa
@nanihlethwala
@nanihlethwala 21 күн бұрын
Umshayeli we taxi wathutha yini??Buza yena kuthi akasebenzisi yini mathithibala?Then you take it from there.Kungenzeka nawe wakuthola ngaye lomathithibala.
@jumanjiswallows4649
@jumanjiswallows4649 21 күн бұрын
Hala naye kuphela but akasakuthandi coz ayikho into ebuhlungu kuyena kwenzeka yonke lento evele engasakuthandi
@sandilemasaladinkkncalane9301
@sandilemasaladinkkncalane9301 21 күн бұрын
Mmmh yabuhlungu into oyenza Ku Mfwethu kungani wawungakhulumi naye kodwa ngoba uyasho ukuthi wayekunelisa Mina vele mangikubamba nomuntu wesilisa cha kuhle uhambe uqhubeke nomuntu wakho omusha
@nomusajili2083
@nomusajili2083 16 күн бұрын
Mmmmh nkosi yami bodadewethu kanti nifunani ngempela obaba basebenza kanzima ukwakha nani kodwa Nina nifuna lokhu nalokhuya indoda iyasebenza kanzima iyakhala wena aweneli ubolile nje shiya ingane yabantu uqhubeke nosomatakisi wakho ssssy uyanyanyisa uhlulwa ukukhulumisana nomnyeni wakho wenyongo ubhizi namanye abandoda ubolile bandla ntombi imizwa iya controleka nje iyisindindwa ghaaaaa niyacasula nje futhi nihlaza nabazali benu Luphi uthando lweqiniso ?
@phumelelendobe-ni6lt
@phumelelendobe-ni6lt 18 күн бұрын
Akekho umuntu oyislima njenga nomuntu wesfazane wahluleka ukubekezela u2hours ayewunikwa yindoda yakhe kdw manje usebekezele unyaka wonke into engaba wayenza ekuqaleni ninonke nje bantu besfazane enithi aneneliseki imishadweni niyiziwula namane nashada kdw izidalo zenu niyizifebe
@user-jd9zo6hi6k
@user-jd9zo6hi6k 18 күн бұрын
Lonondindwa akaze wayithanda lendoda ungathi njengoba ethulile angakukhama.nilele uzufe isifebe asinto yokuxolelwa mhlambe nalengane akusezayo lendoda ngoba ngendlela ukhonze.ngakhona ipipi ungenza noma yini👗👹🗑️👎
@DuduzileMdhluli
@DuduzileMdhluli 20 күн бұрын
Ucansi vele luhamba luhamba ludine ungonjani wena ongakhathali yooo ayi ukhona shem embhedeni wenye indoda pho😮
@NjabuloTman2020
@NjabuloTman2020 19 күн бұрын
Cabanga with 3 children Aybandla udoti kamama
@EdwinMoyo-re6tw
@EdwinMoyo-re6tw 20 күн бұрын
Angifun kukhuluma kakhulu kodwa ngicela nonke ninake nanka amazwi ka Nkulunkulu. Umshado mawuhlonishwe yibo bonke, nombhede womshado ungangcoliswa, ngoba uNkulunkulu uyobahlulela abantu abaziphatha kabi ngokocansi Kanye neZiphingi. Hebrews:13v4. Amen.
@kimtonthemba7263
@kimtonthemba7263 21 күн бұрын
Hayi Cha uyisfebe ntombi aweneli,ufeba phambikwengane zakho naphambi ko aunt onisizayo chaaa ukhona ntombi ngyacabanga wagana ngephutha futhi no aunt bakho abahlalanga nawe phansi ngaphambikokuthi uyemzini.hawuuu.
@user-zv4nh9tw1h
@user-zv4nh9tw1h 21 күн бұрын
Siphi isimilo mama, umntwana wakho oyintombazane uzomfundisani uma wena wenza ukuncola.
@user-rv9cr3vm6b
@user-rv9cr3vm6b 16 күн бұрын
Nawe uwrong ukuletha indoda embhedeni we ndoda
@DuduzileMdhluli
@DuduzileMdhluli 20 күн бұрын
Okushukuthi wayesezwile ubengayanga eGoli ubefuna ukunibamba vele wa shout izinsuku zakho zibaliwe uyoqala ngaleshende lakho🤣🤣🤣
@thandimashele275
@thandimashele275 21 күн бұрын
Wena mama did u apologize to yr husband ? What if his waiting for to apologize if u didn't apologize try to apologize mama
@mhlobisondaba-kg1ts
@mhlobisondaba-kg1ts 21 күн бұрын
Anineliseki niyafeba bafazi
@thokozanimaya6470
@thokozanimaya6470 21 күн бұрын
Hamba uyetshela abakini bazokhuluma naye
@MinathiGama
@MinathiGama 21 күн бұрын
Angayobatshela abakubo uma kuyibona abamthuma ukuthi alunywe yimpene. Usisi akazithwalele isiphambano sakhe azinike sona.
@ezwenibhebhe5766
@ezwenibhebhe5766 21 күн бұрын
Hamba uyogeza umuzi wabantu Sisi hambisani udaba emndenini ngoba manje uncolisa umuzi wabantu
@ntandosinjunju
@ntandosinjunju 21 күн бұрын
Shwele ngaze ngakuzwela uzofa girl
@NkosinathizwelibanziNkwanyana
@NkosinathizwelibanziNkwanyana 21 күн бұрын
Khona ufanele ukujeziswa ngampela.
@thabsiecele104
@thabsiecele104 19 күн бұрын
Haybo khona abantu abenza Isex ama hours awu3 yey kant niphuma emakhaya anjan nina nkulunkulu wami shembe 😯😮
@AndiswaNqobile
@AndiswaNqobile 17 күн бұрын
Kumina kuba nzima ngisho u20 mnts jesu
@NjabuloLukhozi-dw8lf
@NjabuloLukhozi-dw8lf 17 күн бұрын
​@@AndiswaNqobile😂😂😂wiqhude ke wen cc
@mthobisidwala4914
@mthobisidwala4914 21 күн бұрын
Ey uSbary washada nesfebe sa cc la 🚮
@user-vd4md3dc4h
@user-vd4md3dc4h 21 күн бұрын
Wen uyhlanya kahle kahle uthi umnyen wakho waylala nawe phose busuku bonke but lona liyeza 3 mins uyenele .
@user-he5wg7po2z
@user-he5wg7po2z 21 күн бұрын
Mina ngafetshelwa ngambambha August 25 2023 ngathula till today but angithule ngilise uthuli ukuze mhla ngikhipha ngikhiphe kuthule umoya, ilokhu okuzokwenzeka kulosisi nakulendoda bheka nasi 🤞🤞
@phumimabanga962
@phumimabanga962 20 күн бұрын
Uzibulala wena ngokuthula. Ukubhodla kuyasiza yiko nje ukuthi nina bantu beslisa nibulawa yiko ukuthula loko. Mshiye or get counselling or else uyongena ejele straight
@youtupe80
@youtupe80 19 күн бұрын
waze wasifebe sisi ushadile uvulela amanye amadoda imilenze why ufuna ukubhejwa ubusuku bonke ungaze uphelelwe wumshado ngokulunywa yigolo lendoda ayikuxoshe ungqolile nx sies!
@user-ox6le4pg8x
@user-ox6le4pg8x 20 күн бұрын
Uma ukhula umdlandla wocansi uyehla mangumba ngeke uhlale uyisphekepheke uyasebenza ubuya emsebenzin ekhathele wena awusebenzi uhlale ungumqemane
@mpumimabija2965
@mpumimabija2965 21 күн бұрын
Kwaze kwabuhlungu sisi, umuntu weslisa ulimala ngokusola nje ukuthi uyajola, uze umlethe kwakhe pho! Umehlise isthunzi sisi umyeni wakho. Noma ningayikhuluma nomndeni, angeke besakubuka ngendlela efanayo.
@nkosazanasifuba7507
@nkosazanasifuba7507 21 күн бұрын
Haybo utsho kanjani kuthi umendo wakho uwubeka phambili kodwa wakwazi jola the worst part uyithobe isdima solala nendoda endlini nasebhedini yomyeni wakho.Ngekungcono ba wayefike ungekho noko
@charitynkomo-sr2th
@charitynkomo-sr2th 12 күн бұрын
Ngeke aze akuxolele lobaba sisi umlulazile kakhulu uyehlise isthunzi sakhe njenge ndoda uzibona engaseyiyo indoda... Uthatha ishende ulale nalo endlini embhedeni wakhe haaaaa ave I nesibindi nayo le ndoda engena emzini wenye indoda 🙌
@CynthiaShabangu-rz3ni
@CynthiaShabangu-rz3ni 21 күн бұрын
Sisi thatha umthwalo uhambe uzokubulala kancane kancane
@nonhlanhlambalizeemthembu3879
@nonhlanhlambalizeemthembu3879 21 күн бұрын
Ay ngoba nina nehlule
Эффект Карбонаро и нестандартная коробка
01:00
История одного вокалиста
Рет қаралды 10 МЛН
Ngabona Isthwalo Sika Madam Manje Silala Nami. Emakhaya Episode 1.
22:28
IKOROBELA SHOW EP21"NGA THWALA NGO MNGANI WAM OHLAKANIPHILE"
28:13
ISTORYSAMI!! ngajika namalobolo ezele izingane engifihlelile EP11
16:01
Usizi Umfazi Womuntu Edliwa Umfana Omncane.
22:44
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 62 М.
Czn Burak vs Argenby Which sigma is better?
0:19
ARGEN
Рет қаралды 14 МЛН
❗️XOTINI YOMON QURQIB KETTI 😱😱
0:18
HUSAN_SHORTS1
Рет қаралды 4,8 МЛН
КЕПКА КОМАРОВ
0:16
KINO KAIF
Рет қаралды 5 МЛН