No video

NGADLWENGULWA UDRIVER WE TAXI

  Рет қаралды 55,661

siyeza tv

siyeza tv

Күн бұрын

Any amount of donation can make a change.
THULELENI ORGANISATION
ACCOUNT: 63033264754. (FNB BANK)
CHEQUE ACCOUNT

Пікірлер: 210
@user-oi8mf9mf4l
@user-oi8mf9mf4l 6 ай бұрын
Ngoba usisi uthi agabakhomba akenithinte uGodole President wamatekisi mhlampe angasiza naye.
@v1628
@v1628 6 ай бұрын
Losisi akabhalele ku most wanted kwi moja love uzosizakala Wich bengimazi losisi ngoba iyangithinta lento enziwa ngalamadoda but most wanted moja love bangabuya nawo ephila lamadoda
@user-is4oo7fu6j
@user-is4oo7fu6j 5 ай бұрын
Ndiyavumelana nalomntu uthi maka bhalele kumoja love😂
@thembabandile4827
@thembabandile4827 5 ай бұрын
@@user-is4oo7fu6juhlekani?
@diphalepashe5361
@diphalepashe5361 6 ай бұрын
My sister I feel so sorry for you but I want to tell you that God will heal you although you will never forget, Will pray for you my dear. It's OK God will protect you 😢😢
@user-uo4du3rj6w
@user-uo4du3rj6w 6 ай бұрын
Kodwa u strong losisi akakhali kabonisi I anger I salute you
@user-so4er5jf6e
@user-so4er5jf6e 6 ай бұрын
Ngaze ngezwa ubuhlungu ngathi ngaluthola usizo sisi kodwa ngithanda ukuthi ukwazile ukukhuluma konke kuzolunga🙏🙏🙏
@thandazilemsomi4216
@thandazilemsomi4216 6 ай бұрын
Akuyiwe e Rank yase Mayville la usisi agibela khona, surely izimoto ziyabhaliswa phansi ephumayo estendeni,kuyo checkwa kulezimoto ezaphuma ngalesoskhathi.ningabayeki Nkosi yami.yaze yabuhlungu indaba ka cc💔
@user-ck5ni2yx7m
@user-ck5ni2yx7m 6 ай бұрын
Yeah ngyakholelwa nam kulokho ukuty kungaba impendulo ,n I'm sure izigelekeqe zi relaxile manjer
@phumimabanga962
@phumimabanga962 6 ай бұрын
Uqinisileke lapho. Lezinja uzothola ukuthi zyatetemuka khona le erank🤬
@WelileZazela-ir3fe
@WelileZazela-ir3fe 6 ай бұрын
Kunjalo mfethu samething engayicabanga police supposed to do that baye kwi association yase Mayville basebenzisane nayo kungayiwa nakwi parade kubizwe o driver who were working that day
@mzamomkhize8010
@mzamomkhize8010 6 ай бұрын
SANTACO must contact you, this is on a public platform manje and we need updates on this case.
@Still_Man4478
@Still_Man4478 5 ай бұрын
Mxm labo😢😢
@user-op4zd6te3k
@user-op4zd6te3k 6 ай бұрын
Police why are u not honest with your work .we relie on u to protect the public esp the children,women and aged .why are u doing such a noblejob down .kha nenze umsebenzi madoda ngokwezi fungozenu please.
@user-oc5fp3ug9i
@user-oc5fp3ug9i 6 ай бұрын
Yeeeeeereeee umthetho e south Africa
@luckytau6331
@luckytau6331 3 ай бұрын
Namanje ngsasho ; Awekho amaphoyisa/ imthetho eSouthAfrica;🤞🏾😔🙄
@phumisilangwe7728
@phumisilangwe7728 6 ай бұрын
Ungaze ufikelwe umuzwa wokubulala ngoba amaphoyisa uyawehlula umsebenzi.Livalwa kanjan icala kungaze kube nophenyo, nxa iyacasula nje indlela yokusebenza kwamaphoyisa, asajwayela ukugwazelwa
@ZinhleXaba-qm5rd
@ZinhleXaba-qm5rd 6 ай бұрын
Asphephanga sabantu besfazane ncese cc engathi ungabancono uthole usizo❤
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 6 ай бұрын
Azifunwe lezinja😮😮😮😮
@NonhlanhlaCatala
@NonhlanhlaCatala 6 ай бұрын
Ncese sthandwa Sam ujesu wethu uyimpendulo cc ungayeki ukuthandaza inkos inamandla
@PhumelaMgangala-ro1dj
@PhumelaMgangala-ro1dj 6 ай бұрын
Ey waze wandivusela amanxeba irape ayithathwa serious aphe South africa
@Sarah_M84
@Sarah_M84 6 ай бұрын
This is painful 😢 💔, I'm so sorry sisi.
@user-yh5yg5yn3g
@user-yh5yg5yn3g 6 ай бұрын
Yooo cc kubuhlungu 😢
@user-zi5tf4dy9q
@user-zi5tf4dy9q 3 ай бұрын
Pepa ❤ 😢
@ntombifuthincube9604
@ntombifuthincube9604 5 ай бұрын
Yo mkhaya wam ngaze ngabuhlungu, phephisa engathi ungaluthola usizo, imagine leaving home not knowing that that day would be the start of ukuhlukumezeka okukhulu empilweni yakho phephisa sisi, wish I can give you a long hug.
@mangosejulia4565
@mangosejulia4565 6 ай бұрын
Sizokukhulekisa ukuthi baboshwe
@user-yq7pm2zt7d
@user-yq7pm2zt7d 5 ай бұрын
Uthi amaphoyisa athi case closed
@user-dw9cw6wh7w
@user-dw9cw6wh7w 6 ай бұрын
Eish ciciwam ibuhlungu lento😢 I wonder lamadoda anabona oodade Is their sisters safe nkosiyam.
@user-vh5ns8gb7r
@user-vh5ns8gb7r 6 ай бұрын
Phephisa ntombi 👏👏
@SiphamandlaNxumalo-vb6zq
@SiphamandlaNxumalo-vb6zq 6 ай бұрын
Kwamhlungu sisi uphole lesigameko esakwehlela sinzima sithembe luzolandeleleka ngendlela loludaba lwakho
@thembelaninicky8807
@thembelaninicky8807 6 ай бұрын
Ncese sisi umhlaba muncane njengabe ungabakhomba nje mele ulifake ko rank manager loludaba namaphoyisa akayeke ukuphulula imikhuba nama weave enze msebenzi wawo
@vuyosangweni2439
@vuyosangweni2439 5 күн бұрын
Kushukuth bahlale bekwenza labobhuti abakuqali kusisi kwaze kwabuhlungu😢cc uphole
@AbcKiddieCollegeMargate-hc6qi
@AbcKiddieCollegeMargate-hc6qi 6 ай бұрын
I also wish I could share my story I was raped by my step repeatidly years ago I was still a child I decided to open a Case against him last year NOVEMBER but still nothing has been done he doesnt recognise me anymore sad part is I see him everyday
@mncedisithabede9858
@mncedisithabede9858 5 ай бұрын
I am really sorry so my sister I am so with you the best of luck God will answer your prayers it's never to late in Jesus mighty name Amen 🙏
@user-cw2fw2pr6w
@user-cw2fw2pr6w 6 ай бұрын
Kazi senzani emadodeni sibaningi kodwa sthule kubuhlungu izinhliziyo ziyopha imihla namalanga pho sokwenzani ngoba asinawo amandla phola dadewethu ungazibulali sikhona syaphila namanxeba
@asandamatsamu9766
@asandamatsamu9766 6 ай бұрын
🥺🥺🥺🥺
@DimakatsoMakie-eg8ii
@DimakatsoMakie-eg8ii 2 ай бұрын
I'm so sorry my sister trust in God will heal you 👏👏
@SbusisoNxumalo-ze1tp
@SbusisoNxumalo-ze1tp 6 ай бұрын
Sithwele kanzima emhlabeni💔💔
@sthe1867
@sthe1867 6 ай бұрын
Sithwele impela.......ngezinja ekufanele zisivikele😢
@jabulilexulu7618
@jabulilexulu7618 6 ай бұрын
Sacela bafunwe baboshwe icala aliboli ayi kumele senzenjani sabantu besifazane Nkosi abafunwe
@simthembilengwenya756
@simthembilengwenya756 3 ай бұрын
Siswam ungazibullali plz uNkulunkulu unawe, ungolokoth uthathimpiloyakho ujabulise usathane ngoba vele use cabanga ukuth usukunqobile kodwa umuzibulala u will prove him right... Plz qhubeka ukhalele u Nkulunkulu wakho ngoba ibhayibheli lith useduza nabaphukelwe inhliziyo ungumduduzi wethu uyikhokonke esikudingayo... Plz qina sis uyilwe lempi ngomkhuleko boze buvele ubulungiswa sis Leela ingane zakho oyikhokonke kuzona ungabaphi wonke amandla laboskhotheni, kuzolunga siswam uyimbokodo ❤
@thulanixaba3279
@thulanixaba3279 6 ай бұрын
Eish sisi wami I’m sorry what happened ubulwane nobunja bukhona ezweni I think u still need time 2 heal and advanced counselling hoping uzosizakala I wish u all the best and if never got help I can refer u 2 health professionals,eish sorry that was an painful experience 💔
@thabanimthembu1311
@thabanimthembu1311 Ай бұрын
Yazi kubuhlungu ukuhlukunyezwa kwabantu besfazane kangaka😢😢😢
@user-lb2bc2zn5c
@user-lb2bc2zn5c 6 ай бұрын
Eish wasivusa manxeba kunzima ukudlula kuleyonto cc 😢😢😢 and akudluleki sheyme
@asandamatsamu9766
@asandamatsamu9766 6 ай бұрын
💔💔💔💔😭😭😭
@user-bv6ud2lc3z
@user-bv6ud2lc3z 6 ай бұрын
😭😭😭😭 ngaze ngahlubuka phephisa ngane yakwethu kubuhlungu
@thembindlela9678
@thembindlela9678 6 ай бұрын
Real animals,wonder what God's intention was, creating them
@Still_Man4478
@Still_Man4478 5 ай бұрын
Yazi lapho 😢😢 im always passing by cato manor stadium 🏟 during the day & night 😢😢...
@magamenkosimbihli2786
@magamenkosimbihli2786 6 ай бұрын
Kuxolo sisi kwinto yonke eyakwehlelayo ...UThixo ukhona
@zoliswamalolazibaleni3627
@zoliswamalolazibaleni3627 6 ай бұрын
Mmm kwakubi ngane yami Jehovah uzoma nawe engameni likajesu
@businzama6939
@businzama6939 6 ай бұрын
Mmmmmm sthandwa Sami kwabuhlungu kodwa yini engene kubantu besilisa 💔💔💔😭😭
@MichaelaRamiah
@MichaelaRamiah 6 ай бұрын
9o
@Nkonzoh207
@Nkonzoh207 5 ай бұрын
ukuba kuyenzeka labantu bebengafunwa bese bethintwa lezizinja lezi
@fisanizondi951
@fisanizondi951 6 ай бұрын
Aze aynkinga nalamaphiyisa angenzi umsebenzi ngobuqotho but ayahola ngiyazwelana nalo gel isimo akusona isinya sakhe angathi singalapheka 😢angabe abanabo ini omaqindana laba abadlwengulayo nisshintshane ngomuntu wesfazane,ucabange ukuthi ugibele isthuthi somphakathi kanti bakuca angela udoti umshayeli noscabha wakhe sis men bludy doglars
@Yaya210
@Yaya210 6 ай бұрын
Yooooh andinakele emphefumlweni 😢😢yinii amapolisa emenzele phantsi usisi wabantu.
@SimoHadebe-bk3sf
@SimoHadebe-bk3sf Ай бұрын
Ncese ma..eyy. Ungayisho indaba yase cator Manor eyy angiwafisi lawomaphuyisa
@gloriambesi8877
@gloriambesi8877 6 ай бұрын
Amapolisa ayikho nje eyawo akawanzi umsebenzi wabo bayayi phiwa nje le mali bayipeyayo kwaze kwabuhlungu ke le 😢
@Still_Man4478
@Still_Man4478 5 ай бұрын
Nxese sthandwa sami 😢😢💔💔 im watching 👀 this now on YuTube😢😢😢 kubuhlungu yazi labo skhotheni base mayville ....
@NjabuloLukhozi-dw8lf
@NjabuloLukhozi-dw8lf 6 ай бұрын
Blaz e Mayville ku driver oskhotheni iskhath esningi ncese sisi wam 😢
@mnqobievidence5213
@mnqobievidence5213 6 ай бұрын
Phephisa cthndw uNkulunkulu wempindiselo uzokukhumbula , bazokuvuka kabhlungu abakwenza kuwe abenzi kokubi , wonk umunt akwenzayo uzenzela yena
@sfundomakhanya4392
@sfundomakhanya4392 3 ай бұрын
God loves you my sister ❤
@aphiwenamhlabhuqa7752
@aphiwenamhlabhuqa7752 5 ай бұрын
Kubuhlungu ngempela my sister💔😭💔💔💔wangivusela intlungu yam kodwa ke kzolunga mntase...Bhala ebhukwini ukugcine konke okubhalayo kuyasiza mina ngibhala encwadini ngoba ngeke sayithola justice
@user-by8zs6dy1q
@user-by8zs6dy1q 4 ай бұрын
its so sad that man could do what they hv done forbid woman,thixo yehla wells abi bangenamandla,am saying this am a man myself😢
@lwazimaqubela7684
@lwazimaqubela7684 6 ай бұрын
Ndaske ndanexhala for life yakhe bangambulali xa besiva uba angabakhomba
@thamisanqasithole9554
@thamisanqasithole9554 6 ай бұрын
We have SIU Lana eKzn azithi kaningi ezinjeni. I wish they can be consulted nabo.
@LungiNdlela
@LungiNdlela 3 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu jesu
@mzamomanyathi7990
@mzamomanyathi7990 6 ай бұрын
Umsweli Sisi uzokusisa kahlulu
@nomsahlophe5890
@nomsahlophe5890 6 ай бұрын
Yooo kwaze kwababhlungu Sisi wabantu futhi Angele ukhohlwe okwamanje💔😭😭
@user-lj9qr6wh2f
@user-lj9qr6wh2f 5 ай бұрын
I'm so sorry cc . No one deserves this please find LiFe line for counseling it's for free. There is a show kwa Moja love I think called sibamba isigebengu badila nama unsolved case.
@nokuthulankomo7271
@nokuthulankomo7271 5 ай бұрын
Kunzima phandle lapha qina ntombi ukhulisa abantwabakho ❤❤ungacabangi okubi
@SamukelisiweMayeza
@SamukelisiweMayeza 2 ай бұрын
Imigodoyi nje le
@PrincessNgobese
@PrincessNgobese 3 ай бұрын
Mmmh kwaze kwabuhlung 😢ababoshwe
@user-ve8wc9cg5h
@user-ve8wc9cg5h 6 ай бұрын
Phinda uzame utatu Msweli, he'll help you
@nomsancama8481
@nomsancama8481 6 ай бұрын
God is faithful cc, this will pass, be strong.....God love you...
@IsiphileMatya
@IsiphileMatya 6 ай бұрын
Hayi shame ukungakhathali nje kwamapoyisa..kulula kabi ukwazi itaxi yokugcina elayishile kwakungeke abangatholakali labantu ngoba iyabhaliswq itaxi uma uphuma erenk
@Samkelo26
@Samkelo26 4 ай бұрын
Lezinsuku zimbi usuphila ngokuthemba uJesu kuphela abantu izilwane manje even nobathembile bayaguquka.
@hassanabsumaili2056
@hassanabsumaili2056 6 ай бұрын
Alivulwe icala
@thandothuthani4676
@thandothuthani4676 6 ай бұрын
this is so painful kodwa Nkosi ngamanye amaxesha uThixo uvele athande kakhulu umoni kunelungisa why now abantu ekwakumele bamele iqiniso nalosisi Korea abakaze bakhombisa iqiniso yoooo hayi yintlungu yodwa le kwenzeka kudala kodwa kusekusha namanje💔💔💔
@ntombifuthincube9604
@ntombifuthincube9604 5 ай бұрын
Yoh the way police are failing people ay abahlukumezekile yoh kubuhlungu
@mirriamduma4959
@mirriamduma4959 6 ай бұрын
Àkusizi ukubophisa cause badla kahla ,bayafunda ,bagadiwe ,24hr banamalungelo adlula awo muntu abamhlukumezile babuya bethwele amajazi emfundo bejabule wena ulokhu ulimele abukho ubulungisawa kulesikhathi esiphila kuso okungakuhle ukulubika udaba lwakho ku Nkulunkulu yena uzolalela aphendule ngendlela enobulungiswa ngyabong into eyenza ngisho kanjalo i justice ayenzeki
@user-lq9lk3vg8c
@user-lq9lk3vg8c 6 ай бұрын
Hheyi kwaze kwaba buhlungui lokhu engikuzwayo sisi wami,abanye abantu besilisa banonya bakhohlakele bayizinja😭😭😭😭😭
@Mamntungwashezi83
@Mamntungwashezi83 4 ай бұрын
Bhut ngela uszo nam bengcelaa namba entholakala kuyo
@KhulekaniDlamini-fp2kt
@KhulekaniDlamini-fp2kt 4 ай бұрын
Amanye amaphoyisa imgodoyi nje engenamazinyo,babengahlulwa uku solver i case elula kanje,ngoba e rank yayaziwa imoto ephume ngabo 8 kwakmele bathole yona qhaaa u driver wesezowkhipha yena lomunye umgulukudu ayehamba nawo.
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 6 ай бұрын
Eyi nkosi yam bakithi kodwa ubunja bani lobu baze bayizinja abantu.Awu sorry mntanam into ebuhlungu kangaka😢😢😢yizinja zoqobo amasela anyanyisayo.ivalwa kanjani incase embi kangaka bakithi.Wona lemibhedo yalamaphoyisa asebenza kanjani ingoba nawo ayizigebengu.Eyi bakwithi ubugebengu base South Africa kuquka nemiquba yamaphoyisa akhona ayimiquba watching from 🇬🇧 Ayiboshwe lemiquba.
@user-sv8eu5wv3h
@user-sv8eu5wv3h 5 ай бұрын
WENA MNTAKA MAHHH AWDINGI MAPHOYISA AMAPHOYISA ANI SINA MAPHOYISA YINI THI LA SA HAMBA UYE ENYANGENI YAN GEMPELA HLANYISE IZINJA NOMA UDINGA MOST WANTED UQEDILE NJEHHHHHH AMAPHOYISA YINI LEYO
@mzamomkhize8010
@mzamomkhize8010 6 ай бұрын
Kwaze kwanzima e Sata izothiwani lendaba, amaphoyisa awenze umsebenzi wabo, South Africa we are not free with this government.
@patiencemahlangu4214
@patiencemahlangu4214 6 ай бұрын
Kwaze kwanzima boo emhlabeni
@leoismoema3862
@leoismoema3862 6 ай бұрын
My advice to this lady is to consult Moja love t v for help.
@user-wv7kl4eb9t
@user-wv7kl4eb9t 6 ай бұрын
South Africa nje yona ayina mapolisa bahola mahala badla lezigebengu layena bheki cele lowo akaz into ayezayo behlulwa ngamacala azima ahlukumeza impilo zabantu
@sikhathelencube7648
@sikhathelencube7648 6 ай бұрын
Sorry dear God is watching he doesn't sleep he is not drunk something bad will happen to them.They will get their shares
@user-vg4ck1ik7d
@user-vg4ck1ik7d 6 ай бұрын
Amaphoyisa azi kubulala abangenacal makufanele kuboshwe kunzima sisi ustrong mam bhuti sengathi ngasiza
@NoluthandoMahlathini
@NoluthandoMahlathini 4 ай бұрын
Mmh kwaze kwabuhlungu uezwa
@mtongazidlamini3731
@mtongazidlamini3731 5 ай бұрын
Phephisa ntombi kwaze kwabuhlungu abantu emhlabeni baphelelwe ubuntu unembeza kubi nje kdw abamthetho
@fatimanxumalo974
@fatimanxumalo974 6 ай бұрын
Yaze yabuhlungu ndaba yakho ngane yami
@ntokomazungus789
@ntokomazungus789 6 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu
@phumzilepatiencenene3025
@phumzilepatiencenene3025 6 ай бұрын
Xhumana no Msweli pls
@MthimbaNdzimandze
@MthimbaNdzimandze 4 ай бұрын
Simakadze phakamisa sadlasakho😂😂
@rebeccabiyela2993
@rebeccabiyela2993 6 ай бұрын
Karma izobathola cc both amaphoyisa nezigebengu. Sithembe uJehovah uzo dealer nabo, kwaze kwabuhlungu cc sizwelana nawe. Jehovah ukhona, themba kuye.
@malindikhumsmalindikhums1456
@malindikhumsmalindikhums1456 4 ай бұрын
Phephisa malove ngath bangabathola💔💔💔💔💔😭😭😭
@lulamasibiya4391
@lulamasibiya4391 6 ай бұрын
😢😢😢😢😢sisi ukhuluma indaba ecishe ifane neyami ,nxese cc wami jehova ukhona kuzothatha iskhathi impela ukudlula but ngothixo uzophola
@MargaretthatcherMaseko-bw1sz
@MargaretthatcherMaseko-bw1sz 6 ай бұрын
Yooh ngaze ngakhala😭😭
@user-wq1sc9cr4x
@user-wq1sc9cr4x 6 ай бұрын
Kubhlungu ukuba umuntu wesfazane😢😢😢😢
@RebeiroBawdy-yx7zv
@RebeiroBawdy-yx7zv 5 ай бұрын
Sorry sisi,God s Power..bazobanjwa don't worry
@user-lr1ht7hd4d
@user-lr1ht7hd4d 5 ай бұрын
Ngaz ngakhala 😭😭phephisa cc
@leoismoema3862
@leoismoema3862 6 ай бұрын
This is really harrowing and toughing.
@bhizzerbongy9759
@bhizzerbongy9759 6 ай бұрын
Kwaz kwabuhlungu sis wam ngaz ngakuzwel ubuhlung yaz kumnj ngihlengezel izinyembez 😢😢 ngath ungashesh uluthole usizo
@user-ds4qs8ii6h
@user-ds4qs8ii6h 6 ай бұрын
Phephisa darling so sad😢😢😢God is watching uzo phendula
@ManziniHlumelo-of7cr
@ManziniHlumelo-of7cr 5 ай бұрын
Sory love ,wish God can heal those wounds you have😢😢😢😢❤
@user-by8zs6dy1q
@user-by8zs6dy1q 4 ай бұрын
Cc uthixo uzakuphendulela wait and see
@user-zi5tf4dy9q
@user-zi5tf4dy9q 3 ай бұрын
Pepa nawakhe kubuhlungu lokhu 😢😢😢
@bmdlamini7686
@bmdlamini7686 6 ай бұрын
Awu sisi phephisa!!!
@phumimabanga962
@phumimabanga962 6 ай бұрын
Yaze yabuhlungu into eyakwehlakalela sisi wam😢. Sengathi uJehova angakusiza uphole, uthole necounselling. Yaz izinto ezinje zingakwenza ufune inkabi straight engabahlakaza ubuchopho labodoti
@ZethembeNene-ps6gn
@ZethembeNene-ps6gn 6 ай бұрын
Okubhlungu kodwa bhuti nikhetha uksiza abanye kdal nganibhalela Mina. Niyablue ticker nje kuphela kimi
@user-og6mt7vh2x
@user-og6mt7vh2x 4 ай бұрын
Cc wam mmmmm niyawabona lamaphoyisa anjani bekumele kuboshwebona
@user-px4fy2pc2v
@user-px4fy2pc2v 5 ай бұрын
Kanti sizophepha kuphi manj 😭😭
@phumzilemakhathini2516
@phumzilemakhathini2516 6 ай бұрын
Akahambe aue ku rank manager abuzw kuth oban abalayish lyt kakugcina
@user-by8zs6dy1q
@user-by8zs6dy1q 4 ай бұрын
Thixo ibanabo abo bangenamandla,mphendulele locc😢
UBABA OMNCANE WANGISHIYA EHLATHINI EZITSHELA UKUTHI UQEDILE NGAMI
31:51
OWAPHUNYUKA ENYOKENI YAMAKHANDAAWU 7 AKAPHINDANGA WAKWAZI UKUHAMBA
29:44
КТО ЛЮБИТ ГРИБЫ?? #shorts
00:24
Паша Осадчий
Рет қаралды 1,2 МЛН
Чёрная ДЫРА 🕳️ | WICSUR #shorts
00:49
Бискас
Рет қаралды 4,9 МЛН
لااا! هذه البرتقالة مزعجة جدًا #قصير
00:15
One More Arabic
Рет қаралды 51 МЛН
Happy birthday to you by Tsuriki Show
00:12
Tsuriki Show
Рет қаралды 11 МЛН
SISHAWA ISIPOKI SENDIYA ESALANDWA INGANE  EMATHUNENI
45:19
THULELENI TV
Рет қаралды 97 М.
UMKHWENYANA  WAMI WATHWALA NGAMI
45:04
THULELENI TV
Рет қаралды 43 М.
КТО ЛЮБИТ ГРИБЫ?? #shorts
00:24
Паша Осадчий
Рет қаралды 1,2 МЛН