Ngenzela umuntu umsebenzi ngazi ukuthi washona | IZIGAMEKO ZEMPILO | S1-E55

  Рет қаралды 20,482

Blaqlife TV+

Blaqlife TV+

2 ай бұрын

We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #izigameko

Пікірлер: 48
@thembanindlovu356
@thembanindlovu356 Ай бұрын
Hhayi hhayi hhayi..... Lomama uke wafika la ebuya emendweni, wathi babephila kahle, ubaba wakhe wayewu Principal, Washo impela wathi babephila kahle kamnandi. Namhlanje usethi babeya eskoleni bengenazicathulo betheza..... OKusho ukuthi uBlaqlife unamanga...... Jehova I was invested in this show.... Lomama unamanga maye maye 😢😢😢😢😢
@SthembisoZulu-rs6cq
@SthembisoZulu-rs6cq Ай бұрын
Uqinisile yaz
@Nompumelelosthole-bg7vt
@Nompumelelosthole-bg7vt 12 күн бұрын
Iscam Lo mama 😂😂😂😂
@sibhekinkosindlovu5276
@sibhekinkosindlovu5276 2 ай бұрын
Umelaphi wambonile usiswakho ukuthi kasekho vele.. Bonga ukuthi lento elayenzayo yamletha ukuthi azobekwa ekhaya. Inkinga yikuthi ngeke vele uyiqonde into kamoya.
@sindiswayose4273
@sindiswayose4273 2 ай бұрын
Ngivumelana nawe lapho kungani abuya mekuqedwa umsebenzi usisi wakhe wasefuna ukuzolala ebantwini bakubo❤
@NcamisileMbatha-sv8xb
@NcamisileMbatha-sv8xb 2 ай бұрын
Kodwa nezinyanga zibuye zibe namanga bafwethu ngoba syadliwa shem 🤔🥱
@CheerfulChameleon-zp2uq
@CheerfulChameleon-zp2uq 2 ай бұрын
Xola cc uthixo akomeleze ukwazi ukukhulisa abantwana baka dadeweni ❤
@user-ki6jl2ix7j
@user-ki6jl2ix7j 2 ай бұрын
Uright wangakholelwa kuzo lezo zinto uyakuthanda uNkulunkulu to let u see that side of izinyanga. Thandaza mama kuzolunga.❤ awudalelwanga ukuhlupheka. Yes ur right unemicabango emihle ngathi wooow.❤
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 2 ай бұрын
Idlozi lakho CC liyaphila ngoba emva komsebbenzi wabuya ncese kodwa ngezikweletu akushiya nazo
@nokuthulamncwabe1284
@nokuthulamncwabe1284 2 ай бұрын
Ncese sthandwa sam u Thixo akupholise❤
@user-jn9he8im2p
@user-jn9he8im2p 2 ай бұрын
Sorry mama hope you get the healing no worries God is in control 🙏 ❤️
@SanelisiweDladla-kn8oq
@SanelisiweDladla-kn8oq 2 ай бұрын
Ayi kodwa cc kwasiza ngob wabuya khon nom wawusitshela kuthi akasekho kodwa ngob wabuya🙏
@silasdlamini9203
@silasdlamini9203 Ай бұрын
izangoma nje mama zinamanga zingakuxabanisa nabantu;ungabokholelwa yizinyanga ngoba zokugila ngaphezu kwaloku;hay banamanga labantu into abayifunayo imali kphela;phela basemsebenzini ukuze balale bedlile
@nofikatikilili5
@nofikatikilili5 2 ай бұрын
Kodwa kwanceda wenziwa lomsebenzi inoba abantu abadala yhibo abaveza lomama mbonge uThixo nedlozi lakho cc
@luckyntakana6460
@luckyntakana6460 2 ай бұрын
Aibo uph Lingstar wena stufuza
@user-qy2ms5yu9c
@user-qy2ms5yu9c 2 ай бұрын
Zinamanga lezinyanga mbumbulu
@diphalepashe5361
@diphalepashe5361 2 ай бұрын
Kuzolunga sisi uJehova will heal you and your twin sister's kids. May the Almighty grant you strength and peace in your soul.
@thabilemkhize2585
@thabilemkhize2585 2 ай бұрын
Maybe ukwenza umsebenzi kwasiza ukuze avele,ngoba why avele after lomsebenzi kade aduka.
@nkosinzama4950
@nkosinzama4950 2 ай бұрын
Nami, I think so, ukuthi nje isangoma sahluleka ukuchaza.
@nomusagabela
@nomusagabela Ай бұрын
Washiyelani ingane za dadewenu nabantu abathi igazi lenu akulina elakhe?landa ingane ss
@nkosazanamandla4241
@nkosazanamandla4241 2 ай бұрын
Akusho ukuthi umuntu uma engakuzali akusiye umzali ngoba kusuke kunesizathu esenze abazali banikele ngawe kanti futhi basuke befuna ubenendawo oyokhuleka e ryt, wukuthi nina enikhuliswa abanye abantu ekugcinen
@nkosinzama4950
@nkosinzama4950 2 ай бұрын
Iqiniso lelo, I know women abakhula bebiza izibongo from adopted families bakhula Bazala izingane ezenza kahle empilweni.
@Xoliemarwanqana-eo7nv
@Xoliemarwanqana-eo7nv 2 ай бұрын
I can relate
@Nompumelelosthole-bg7vt
@Nompumelelosthole-bg7vt 12 күн бұрын
Haw kodwa lomama yi scam 😂😂😂
@bt12.02
@bt12.02 2 ай бұрын
Mama u wrong phela vele ngeke aktshele uStufuza lenyanga owaya kuyo number one bukanje wenze umsebenzi wavele wabuya ephila ay mina ngiyayibonga lenyanga
@akhonaakho6753
@akhonaakho6753 Ай бұрын
Bonga sangoma mama coz kuleminyaka ingaka after traditional ceremony wevela umntu .. noba waqamba manga at least u cc ubuyile..
@nompumelelomnyandu2534
@nompumelelomnyandu2534 2 ай бұрын
Into nje engithanda ngezinyanga 1 abaklandi kini or kwakho 2 uzisholo wena usaya kubantu bamanga 🤣like for real uze ukhiphe imali for ukuyozwa amanga?
@FikileGumbi-dr5lu
@FikileGumbi-dr5lu 2 ай бұрын
Kumele uyolanda imali yakho kuloyo mpuphe
@luckymahlangu5694
@luckymahlangu5694 Ай бұрын
What if vele loyomyntu wayenenzisa loyo msebenzi wokumbuyisa ukuze athwale ngaye ucc wakho coz uthe washona azange athi lomuntu uyaphila kodwa uyahlupheka la akhona
@scelowonkewonkembonane970
@scelowonkewonkembonane970 2 ай бұрын
Sinabazali bakithi 😮 siyathinteka
@user-qw3kg5ly9d
@user-qw3kg5ly9d 2 ай бұрын
Umazisi wayibeka kabi akalalelisanga umoya ukuthi uthini kodwa wayibona indaba wayethukuthele utwin futhi wayehleli kabhlungu kwasuke kwafakwa igama lokushona
@siphosibande9700
@siphosibande9700 2 ай бұрын
Kwaze kwaba buhlungu dadewethu. Kodwa ke uNkulunkulu unawe. Ake usondele kuye njalo ngehora le 3am kuye ku 5am ekuseni, nsuku zonke ukhuleke kuye, wakhe ubudlelwano naye. Uzobona uzokuzwa ayiphendule imithandazo yakho.
@bluesky1685
@bluesky1685 20 күн бұрын
Ngibuka body language yakhe... uhlukumezekile lomuntu.😢
@zamambhele242
@zamambhele242 2 ай бұрын
❤️
@DeliKhums
@DeliKhums 2 ай бұрын
Uma uyobhula iya kubantu abathathu uma bekhuluma into eyodwa ingayikholwa hayi oyedwa uzokulahlekisa
@sibonelo_dacu88
@sibonelo_dacu88 2 ай бұрын
💔💔💔
@youtupe80
@youtupe80 2 ай бұрын
u makoti ka bhuti wakho wayekhuluma udodi ubenganalungelo lokukuxosha.
@bonisilekhuzwayo2470
@bonisilekhuzwayo2470 2 ай бұрын
Ngempel kwayen akayen owakhon
@MayMorare
@MayMorare 2 ай бұрын
No cc u should have went to more than one people for different oppion
@NorahHlatshwayo
@NorahHlatshwayo 24 күн бұрын
Sicela ama comments azosakha kunokusicefezela uphi uLUNGSTA,uphi uSTUFUZA,uphi uMAMELO,iyyoooo niyacasula ngomqondo omfishane bayafana lababantu basemsebenzini lababantu angazi noma nisuke nixoshisa omunye emsebenzini noma umzwisa ubuhlungu loyo osuke ephethe uhlelo na?Yekani lomqondo wenu omncane
@bt12.02
@bt12.02 2 ай бұрын
Wena mawucabanga kungani abuse manje
@Mosothoqha
@Mosothoqha 2 ай бұрын
Mama you are wrong to say traditional healers are scammers, i believe that Dr is the real one 🙌🏽🙌🏽 it is your ancestors who wanted your twin sister to come home.❤❤
@StembileJs
@StembileJs 2 ай бұрын
Ngivumelana nawe
@bonisilekhuzwayo2470
@bonisilekhuzwayo2470 2 ай бұрын
Yaaaa why benz umcimb maqede abuye
@bt12.02
@bt12.02 2 ай бұрын
U wrong stufuza uma usindisiwe ungena understanding yena ukugxeka
@nomkhosishoba-yi8cz
@nomkhosishoba-yi8cz Ай бұрын
Kwenzakala lento bona benza lokhu okuthiwa yihlamboo emva kweminyaka qhamu thushu umuntu wahamba nendoda eyayizokwakha umungwaqo eseyitshitshi
@luckyntakana6460
@luckyntakana6460 2 ай бұрын
Aibo uph Lingstar wena stufuza
@quellanjabulo6179
@quellanjabulo6179 2 ай бұрын
Yen lomama ubaze ambuyise umbuyisela kuphi ngoba akubona isekhaya kubo labahlala khona ba adopt we
UPHILAKANJANI] bathi ngidle iphenti lomfazi ngihlala kubo EP20
37:25
КАК ДУМАЕТЕ КТО ВЫЙГРАЕТ😂
00:29
МЯТНАЯ ФАНТА
Рет қаралды 10 МЛН
НЫСАНА КОНЦЕРТ 2024
2:26:34
Нысана театры
Рет қаралды 1,5 МЛН
Clown takes blame for missing candy 🍬🤣 #shorts
00:49
Yoeslan
Рет қаралды 49 МЛН
Nastya and SeanDoesMagic
00:16
Nastya
Рет қаралды 42 МЛН
wangifebela ngamluma ipipi  - silungisa umjolo episode 22
43:29
UMJOLOSHOW
Рет қаралды 123 М.
@juanchinbrodie #comedia #humor #juffec #felipecharry #amigos
0:15
Felipe Charry
Рет қаралды 17 МЛН
Мне приснился очень страшный сон
0:38
Слепой узнал о измене своей жены😳
1:00