Indaba ka lay leader 🤣🤣🤣 Kodwa mama umaNgcobo, mina ngikubona uwumuntu ofundile, kwakumele uyithathe lendaba yakho iye to the relevant departments rather than isonto. Ayikho nje into ehlakaniphile owawuyoyithola kulabantu abazibiza ngabazalwane!!!
Izigebengu zigcwele amasonto manje kanti sizophephela kuphi baze bakhohlakala abazalwane banuka phu ,ncese mama iba strong uJehovah uzokusiza ....
@mthandosithole375310 күн бұрын
Mkhwanazi mina ngibona lomama kungamsiza kubhalela X-Repo akathole letter of demend bese u X azodila naloyo Naledi
@BongieNcayiyana11 күн бұрын
Uma kanjani umuntu ashumayele epulpiti enuka ubufebe kudlalelwani ngo Nkulunkulu.😢😢
@nqobilesibiya312611 күн бұрын
Inkinga yethu asifuni ukuya kulamahlelo(amabandla) ashumayela iqiniso. Ukuhlobonga/ubufebe is a huge red flag enkonzweni! Kubuhlungu kakhulu ukuthi abantu badlala ngoNkulunkulu
@khanyisaningubane740911 күн бұрын
Izwe liyabhubhu izigebengu zigcwel amasonto💔😭
@khanyicele368811 күн бұрын
Ngiyazwelana nawe mama. Change the church mommy kodwa ungayeki ukukholwa.
@NcamisileMtolo11 күн бұрын
AMEN🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾
@Balungilemashiyinhlamvu10 күн бұрын
Mama uthwele kanzima and akakho omesekayo ebandleni bonke bayamcindezela, abuyiselwe Mali yakhe
@smarazondi633811 күн бұрын
Kwaze kwanzima we Mah uNkulunkulu ka Shembe aze akusikelele 😢🙏
Mr Mbongwa ngyakuzwa mina, kodwa kulula ukukhuluma kanjalo uma ungekho ezicathulweni zika Mama. labantu baleli bandla kuyacaca ukuthi bayasebenzisana and bayingozi kabi, bengambulala noma yinini uMama. umuntu wesifazane lona and usekhulile lokho kwenza kube nzima ukuthi akwazi ukuzilwela. Wenza kahle vele u Mama uma engawavezi amagama wabo kanye negama lebandla.
@niphodladla438511 күн бұрын
Please record in Mono so that sound izophuma both sides of the speaker, okwamanje iphuma kaLeft isound,check all your cables if zisakahle. Thank you for the great show
Mina angisayi esontweni ngiyasaba ngoba abefundisi bamanje abanalo iqiniso... Abanye bayathwala ngamakhanda engulube.. Abanye badla izmali zabantu abahluphekile... Abanye bayadlwengula... Wheeee kuyaphithizela... Ngizozincengela la kwami ne flying fish yami😢😢😢😢
@MayengwayoMamuMkhize11 күн бұрын
Kodwa Jesu kwaze kwanzima shem khathi zokuncina lezi 😢
@CharityMathe-k4f11 күн бұрын
Mama UNkulunkulu is not about church. Bangaze bakuxhoshe esontweni UNkulunkulu uhlala enhliziyweni yakho. Abantu laba they will stand before God one day. Umfundisi ukhohlakale. U Lay leader is a thief, kufanele ajeze! Siyabonga Thuleleni TV c/ o MDU Mkhwananzi
@TininiKhoza-cn4tn10 күн бұрын
X Ripo...mama phuthuma kuye ngenke uzisole
@NomceboGumede-b4g10 күн бұрын
Kuyashiwo yini ukuthi umuntu omdala unamanga?😮
@PhindileQhamsKhumalo8 күн бұрын
Hi Bhuti Nginodaba engicela ukuthi nisize umamkhulu wami ngalo kodwa angazi ukuthi ngingathola yini i email kathuleleni tv ngizokwazi ukuchaza udaba lwakhe Ngybonga
Kodwa omah bethu 😢yini into ongayilungisa nomuntu ofuna ukukubulala?
@NomusaMbhamali6 күн бұрын
Mama ulibaliswe yini kanti ufundile nje awuuu ukuguga
@phumulilesigudu695311 күн бұрын
Ewu mama, ai wawudidekile akekho umuntu ongenza into enje, after eseku robhile imali yendlu uphinde futhi usayine naye ama partnership 😮
@EdmontDamane11 күн бұрын
Mica 4 vs 1 & 2 ) Q WE ARE LIVING IN THE LAST DAYS : BIBLE VERSE FALSE BISHOP FALSE CHURCHES( MATHEW 7 VS 15 ) JESUS SAID BE ON THE WATCH FOR FALSE PROPHETS .( TITUS 1 VS 16 )
@ThandiMasilela-m4k6 күн бұрын
Owami umbono uthi:mama shiya lelo bandla uthole elinye that is just a church not your God yini oyihlalele kulelo bandla. Mama uyingane kaJehova ungaphila ngapphandle kwesonto ngo nkulunkulu uyakwazi ukuphilia ngisho ungenalo ibandla okhonz a kulo