Ningangizwa kabi boNdabezitha, Sengishilo!

  Рет қаралды 2,759

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

Күн бұрын

Пікірлер: 37
@uphangisa8907
@uphangisa8907 Ай бұрын
Siyabonga Khehla ngezimfundiso ezakhayo. Noma iqiniso ibuye libe buhlungu kodwa sgwinya kubaba. Khehla ngisafisa usifundise ngemisebenzi eyenzelwa umuntu wesilisa uma endlulile emhlabeni. Kungabe lowomuntu uganiwe okukanye akaganiwe iwa kangakhi inkomo mkhulu.
@SithembisoMadonda
@SithembisoMadonda Ай бұрын
Washaya ayikho into engiphatha labi njengomuntu wesfazane ovunula ngemvunulo yamadoda...!
@kwazilucas
@kwazilucas Ай бұрын
Ngivumelana nawe Mpunga Yesintu, umthetho siwulahle kakhulu njengezwe, nalento yamantombazane yokuzala kangaka nabafana abazalisa kangaka kungaganenwe, nalamakhosi ezigodi ahlukumeza abantu, kumapeketwane nje.
@josephkhethukuthulasithole7439
@josephkhethukuthulasithole7439 Ай бұрын
Awusuka uyabona kodwa Wena abakubeke okhokho bako
@menzikhanyile2697
@menzikhanyile2697 Ай бұрын
Hlezi ngincela kuwe Mpunga yeSintu👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾👏🏾
@LeftieNkomo
@LeftieNkomo Ай бұрын
Siyabonga mpunga yesintu ngemfundiso
@luckytau6331
@luckytau6331 Ай бұрын
Makwande Mkhulu Mpunga!🙏
@ayandangcobo9514
@ayandangcobo9514 Ай бұрын
💯 💯 💯 💯 💯 uqedile nsizwa yakithi. Lento ibingicasula ngiyibuka yenzeka e Thekwini. Awuke sonke sibuyele kuyo inyathuko esasikuyo endulo.
@Princemazibuko664
@Princemazibuko664 Ай бұрын
Kunjalo babu Mbanjwa. kulesikhathi sanamuhla uma unenkani uqinisa umthetho njenganenkosi, uyasocongwa ulale kobandayo. Konakala ngokuphela kwezolimo, sahlala emalokishini ayisu londlebe zikhanyilanga, kwabe lamalokishi elawulwa ngomasipala amakhosi akanalo izwi, saphinde saba umphakathi oxubile kakhulu nezinye izizwe. Amagugu ethu ayashabalala kuhle kwamazolo ebona ilanga ngesivinini. BabuMbanjwa libolile izwe kanti kubuhlungu uma uthanda isintu nezolo kanye namagugu ethu njenganesizwe samaZulu. Am 40 years today angikaze ngizwe kuthiwa inkosi noma isilo simise nawu umthetho. Kade baqala ukuphuca amandla amakhosi. Emakhaya kwakhiwe amadamu ezindaweni zabantu kepha bengabi namanzi emakhaya. the very custodians of the land bafelwa izihlobo kulamadamu kanye nemfuyo, amakhosi akanazwi, that's a saddest truth. Sangathi umdali engasikhumbula amakhosi alwele isizwe. Ngoba what made Zulus popular and strong phambilini ukulwisa izinto ezingamachilo nemikhuba efika nabezizwe. We had amabutho, the defense force that worked closely namakhosi ngeqiniso ukufezakalisa icebo lesizwe_
@Jokademiks
@Jokademiks Ай бұрын
Isizwe sakwaZulu ngendlela esilahlekelwe isthunzi ngaso, siphethwe isilo esalanda umfazi owazala engashadile ngaphandle, lonto yavuna abesifazane ukuth noma bangazala bengashadile kodwa nabo bazovuna ubukhosi. Abasiphethe nabo bayahluleka, ingakho nabesimame bezibona belingana namadoda
@ntuthukozulu3033
@ntuthukozulu3033 Ай бұрын
Ngifisa sengathi amakhosi engahlangana nale video khona ezokhuphula amasokisi ngoba ihlalo ahlezi kuzona asekhohliwe ahlaleleni kuzo dankie impunga ngeqiniso
@JoiceMchunu
@JoiceMchunu Ай бұрын
🙏❤️
@Cvx44
@Cvx44 Ай бұрын
🤝 Ibekile Impunga yesintu 🙏
@sihlennkinkqa3786
@sihlennkinkqa3786 Ай бұрын
Sukuyi-video yesibili yakho engithi uma ngiyilalela ikhalelele nganxenye. Ikhalela ka-right kuphela. Mhlawumbe ungabheka ukulingisa lesosimo uma uqopha elandelayo ukuze umsindo uphelelel macala onke. Danko. Inkulumo yakho inamandla kakhulu futhi ibalulekile impela ngamakhosi!
@vincentgumede1833
@vincentgumede1833 Ай бұрын
Sibonga amaqiniso Mpunga
@kusasalakhehlongwa4199
@kusasalakhehlongwa4199 Ай бұрын
Besixoxa nabanewethu ngase ngibuza ukuthi uNdabezitha kuthini ukuphawula kwakhe kulento yezinkabi eziqotha ngisho uthimbazana ngesibhamu 🙌
@Mzolo55
@Mzolo55 Ай бұрын
Impunga
@NkosinathiMtshali-y5u
@NkosinathiMtshali-y5u Ай бұрын
Uqedile Mpunga ngifisa lenkulumo ngoba ijulile ifike kumakhosi wonke, inkinga (uMali) mfoka Mbanjwa
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 Ай бұрын
IMPUNGA
@justicemthembeni9590
@justicemthembeni9590 Ай бұрын
Ay Mpunga sebesthathele nama Brenwood ethu😅😅
@mpumelelomahlangu1812
@mpumelelomahlangu1812 Ай бұрын
Amakhosi ethu sewakhothamela umlungu
@NkosinathiMtshali-y5u
@NkosinathiMtshali-y5u Ай бұрын
Ewu...wena wohlanga lwakithi
@nkululekomkhwanazi8678
@nkululekomkhwanazi8678 Ай бұрын
Umkhosi kaNomkhubulwane usagcinwa kwaSokhulu. Sithi isomiso sixakile esizweni, kodwa kwaSokhulu kulokhu kuluhlaza. Le nto ngiyibona ngamehlo.
@kwazilucas
@kwazilucas Ай бұрын
Yikuphi kwa Sokhulu
@nkululekomkhwanazi8678
@nkululekomkhwanazi8678 Ай бұрын
@@kwazilucas Yisifunda esingapha ngaseRichards Bay esiphethwe yinkosi yakwaMthiyane. Ubukhosi okwazalwa kubo uNqoboka kaLanga, owakhula neLembe kwaMthethwa.
@kwazilucas
@kwazilucas Ай бұрын
@nkululekomkhwanazi8678 okay qhawe ngibonge ngokungicacisela
@SboneloSizanokuhle
@SboneloSizanokuhle Ай бұрын
Mmm iqiniso limin amakhosi ethu awasanaki asehamb nestayel ajabulel ukuba nemali kuphel aphum ayodla kamnand akhohlwe izingane zawo
@sabelovilakazi3478
@sabelovilakazi3478 Ай бұрын
Aw kodwa khehla lami kade ngalinda ukuba uykhuze lento iyisinengiso ngempela lento
@khanyisaniphungula1653
@khanyisaniphungula1653 Ай бұрын
Nokuthi ithuna lenkosi u Shaka laphana e Stanger kubhalwe u Chaka, ingcasula kabi nayo
@slulu7352
@slulu7352 Ай бұрын
Mina angicabangi ukuthi oNdabezitha ukhona mthetho abangawubeka ukuvikela isintu sakithi ekubeni kwaseNdlukulu uqobo isintu singasalandelwa...
@NkosanaShezi
@NkosanaShezi Ай бұрын
🙏🏿🙏🏿🙏🏿
@SbonisoSphesihle
@SbonisoSphesihle Ай бұрын
Ayke manje sebelahla imvunulo yabo yesiZulu sebedumela eyamaXhosa iskakhulukaz abesifazane .Kdw angboni amaXhosa ezbandakanya nemvunulo yamaZulu ay lafa elikaMageba
@simangalisondlovu1628
@simangalisondlovu1628 Ай бұрын
Uthini ngamaqasha abhinca imvunulo yamatshitshi??
@benzlinerphoneclinic408
@benzlinerphoneclinic408 Ай бұрын
Mpunga mfwethu udlamaningi esakeni awobuye uzoschazela ngabantu bomgede
@mndenizulu8732
@mndenizulu8732 Ай бұрын
Uqinisile bhuti iqiniso ke liyababa uma lelizwe singalilawuli thina bantwana ngendlela okuyiyo. Liyafa. Siyobusa baphi abantu kusasa uma thina makhosi siyeke la nje kulenga
@Mancovba
@Mancovba Ай бұрын
Impunga
Ukulungisa imimoya kuyayivula yini inhlanhla?
16:56
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 3,9 М.
BAYGUYSTAN | 1 СЕРИЯ | bayGUYS
36:55
bayGUYS
Рет қаралды 1,9 МЛН
When you have a very capricious child 😂😘👍
00:16
Like Asiya
Рет қаралды 18 МЛН
Мен атып көрмегенмін ! | Qalam | 5 серия
25:41
VIP ACCESS
00:47
Natan por Aí
Рет қаралды 30 МЛН
IZITHANDANI || Owesifazane oFebile ||EPISODE 7
27:48
Real TV1
Рет қаралды 73 М.
Uma wembethwe izalukazi uyindoda noma wembethwe amakhehla ungowesfazane
17:35
Ukhozi FM TV: Professor VVO Mkhize
1:04:21
Ukhozi FM TV
Рет қаралды 47 М.
KunoMuntu o Clean kodwa ethongweni ungcole ngaphezu kwe-Phara
19:10
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 3,8 М.
Umsamo awusona isithwalo | Amandla ethongo awalingani
12:53
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 2,8 М.
Welapha amaPiles (uMhlume) kanye nama Ulcer
11:51
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 1,3 М.
BAYGUYSTAN | 1 СЕРИЯ | bayGUYS
36:55
bayGUYS
Рет қаралды 1,9 МЛН