Nongcebo McKenzie kwehle izinyembezi eshiya Ku UKHOZI FM

  Рет қаралды 39,898

MSIMANGO NEWS

MSIMANGO NEWS

3 ай бұрын

SABC Ukhozi FM radio DJ Nongcebo Vukile McKenzie has left the station following her non renewal of her contract . She was on air doing Ezingasoze Zabuna on Sundays .
#ukhozifm , #entertainmentnews , #music

Пікірлер: 163
@reeznurgucheee8057
@reeznurgucheee8057 3 ай бұрын
Siyabonga Ngcebo. The show goes on. Siyokukhumbula sisi wami. Ukhozi fm will never be the same without you. Wish you the best of luck wherever life takes you. Stay blessed.❤🙏
@sifisomchunu8822
@sifisomchunu8822 3 ай бұрын
Hamba kahle Sphalaphala sethu...uMdali ube nawe futhi usazoba nawe...YOUR VOICE & YOUR MIND is so superb!!! We will miss you...
@phindilengidi6676
@phindilengidi6676 3 ай бұрын
Lithi izwi leNkosi, all things work together for good for those who are called for his purpose! May God continue to order and guide your footsteps!❤🙏
@barbarangcobo3888
@barbarangcobo3888 3 ай бұрын
Ukhulumile ntombazane unendlebe uzwile kwahamba u Mr Magic abamfuni umuntu uhlakanuphile. Sibonga nje ukuthi uhambe uphila not depressed or dead😢
@user-lc6ej2qs3y
@user-lc6ej2qs3y 3 ай бұрын
I am already missing this beautiful voice yengane encane yangakithi. Am waiting to see ukuthi uzophinde uliveze kumuphi umsakazo lomzwilili omnandi kangaka. When I was listening ezingasoze zabuna you reminded me of Grant Chakoane, Sam Mkhwanazi, Bafana B. Nkosi. You have a great voice and The Great Thinker. Love you my little angel kababa
@mpumeeunice8805
@mpumeeunice8805 3 ай бұрын
Kodwa nisilimazile Khozi Fm Kodwa Ngo Vukile wethu😢😢😢❤Khululeka Cc uzokuthola okukufanele nokuhle njengenhkiziyo Yakho ❤❤
@vuyelwaradebe9312
@vuyelwaradebe9312 3 ай бұрын
i will miss her voice , i really loved her
@user-jv3rp5qr9n
@user-jv3rp5qr9n 3 ай бұрын
Ngiyokukhumbula ngokuhleka kwakho ngathi uwedwa farewell Ngcebo❤🎉
@phelohhlongwana2411
@phelohhlongwana2411 3 ай бұрын
Hamba kahle Noncebo. Ngiyajabula ngoba awuphumanga ngebhokisi uphume usaphila. Umsakazo sisuke siwulalela ngoba sithanda umuntu owenza uhlelo not ukuthi sisuke sithanda umsakazi...sizokulandela la uyakhona sonyusa izibalo zakhona. Wish you all the Best Ncebo...
@nonkululekoradebe6899
@nonkululekoradebe6899 3 ай бұрын
Nongcebo
@nonisydney6519
@nonisydney6519 2 ай бұрын
Hay kodwa uKhozi lubhedile lapha. She is an amazing talent!
@barbarangcobo3888
@barbarangcobo3888 3 ай бұрын
God will open doors for you Ncebo izinyembezi zakho ngeke ziwele phansi. Ayi uKhozi luyadlala ngabantu
@ZandileZikhona-bz9pi
@ZandileZikhona-bz9pi 3 ай бұрын
It is true
@ZandileMajozi
@ZandileMajozi 3 ай бұрын
Badudwa ukuthi sibabeke phambili,sekuwukuwa kwaloke😢sesithuthile abananembeza abaphathi balo,abadeli ukusizwisa ubuhlungu😢
@khanyisiledlamini4109
@khanyisiledlamini4109 3 ай бұрын
Nongcebo ungjkhalise lani kodwa, nifuna ukuthi ezindlebeni zethu uyohlala unkeneneza ,akekho oyovala indawo yakho owakudala ukubekele okukhulu❤
@zwelihlemorrisonnyathi2333
@zwelihlemorrisonnyathi2333 3 ай бұрын
❤❤❤❤Voice yakho Ntombi. Yooo yangibusisa ubona njeee. Kuzolunga kodwa ukonakala kwenye ukulunga kwenye good lucky Nceboo
@khanyicele3688
@khanyicele3688 3 ай бұрын
Farewell sisi,God is with you ❤
@ericmazibuko5729
@ericmazibuko5729 3 ай бұрын
Yah, I agreed that the Sundays will never be the same, but we have to give thanks to God who has blessed Nongcebo with that talent and that voice, we will miss you,and ezingasoze zabuna will never be the same. May the almighty bless you and succeed your all your dreams ❤
@barbarangcobo3888
@barbarangcobo3888 3 ай бұрын
Lezinyembezi ngeke ziwele phansi
@ZandileMajozi
@ZandileMajozi 3 ай бұрын
Sekuphele nokulilalela nje alebzikahle😢
@mlungisihlongwane8874
@mlungisihlongwane8874 3 ай бұрын
Eish sisi be strong its so painful we don't know the storie behind but to loose a job its not a nice thing i know that ngeke ngaku experience before angikufiseli omunye umuntu kodwa unkulunkulu emkhulu uzoba nawe sisi kulona lonke uhambo ozoluthatha manje and going forward ❤❤❤
@barbarangcobo3888
@barbarangcobo3888 3 ай бұрын
Okuhlungu zonke izinhlelo ubeziqala phansi zivuthwe bazithathe futhi. God is our good God 😢
@user-gu4df7mk6x
@user-gu4df7mk6x 3 ай бұрын
When one door closes, the excellent one is wide open.
@SilindileZanele-nk6sn
@SilindileZanele-nk6sn 3 ай бұрын
Alikho kdw iqiniso okhozini,lyf goes on sisi unkulunkulu uzokupha okungaphezulu,syohleli sikulandela thina coz ubusifundisa ngempilo so lento yala ngeke uyiqonde phephisa sisi nenhliziyo yakho enhle God bless you 🙏😢❤
@SilindileZanele-nk6sn
@SilindileZanele-nk6sn 3 ай бұрын
Impela baqinisile mabethi kushawya edonsayo,bakwethu akesazi ukuthi ngeke usithathe isiphiwo somunye,ngizothi mina bheka phambili cc inkosi iyazi ngawe..yabona ngoba ade ukhala lezonyembezi aziweli phansi izwa ngami ziyeza futhi ezenjabulo,coz usaphila,as long inyama isahlangene nenyama bonga, zisezake ezenjabulo inyembezi, but sohleli silkhumbula lelozwi lakho elimtoti,neyingasoze zabuna,nemfondiso yakho ezihlokweni ubuke ube nazo.. engakusho nje impilo iyaqubeka umona nje kubantu izwe lijikile sifelana umona Qha,yenzeni nje ingane yabantu syabuka nje..🙏😭♥️
@andiswacornelianondabula7724
@andiswacornelianondabula7724 3 ай бұрын
Inyembezi aziweli phantsi you have such great talent this too eill pass in God's name. UKHOZ Ilona nalamphathindini walo luzozibona nje uThixo uyaphendula.
@sibongilemarthalindokuhleg4119
@sibongilemarthalindokuhleg4119 3 ай бұрын
My Sundays will never be the same❤we love you
@nomthandazonxumalo4523
@nomthandazonxumalo4523 3 ай бұрын
Hay ke kuyafana noKhozi lokhu kwasphinda lokho basphuca umsakazi wethu onohlonze nesphiwo futhi singabalaleli luya ngokuya uKhozi lubhuyela emuva kunokya phambili aw yeka leliya lizwi elimnandi kangaka Jesu yini esisazoylalela kulo msakazo ake nisho😭😭😭😭😭
@user-ir3ml1re8z
@user-ir3ml1re8z 3 ай бұрын
Ntombi yazi ukuthi impilo iyaqubeka mawumethemba uJEHOVA akaze ayivale yonke iminyango wena ubheke isimo kanti umndali uyovula iminyango yezulu❤❤❤
@user-pd6oc8gs3s
@user-pd6oc8gs3s 3 ай бұрын
Ohhh that's voice sphalaphala sethu esihle😂😂❤esisithandayo seyokuthanda Noma usukuphi lapho oyakhona ntombi❤, you played your roll okhozini ntombi big time❤️ungakhali ntombi nathi uyasikhalisa ntombi ❤️,the show goes on ingoma Ka cansas city umfanomuhle❤️nongcebo ntombi ❤️ all the best ✊✊👌
@barbarangcobo3888
@barbarangcobo3888 3 ай бұрын
Kulungile Baba hawu uKhozi siyalwesaba
@bathethelelemahlobo4091
@bathethelelemahlobo4091 3 ай бұрын
Ezingasoze zabun will never be the same indeed cc noncebo I love you❤ sokukhumbula shm 😢 OMG your voice cc ngeke kusafana
@cynthiamthembu4481
@cynthiamthembu4481 3 ай бұрын
Sometimes bengidoja isonto just to listen to your show, if kuyinkonzo ezophuma late. You made us smile with your jokes and love letters ❤ we will definitely miss you Ngebo. God will definitely make a plan❤
@nonhlanhlamabenniesk1855
@nonhlanhlamabenniesk1855 3 ай бұрын
Ngaze ngabuhlungu. All the best, indeed when one door closes, another better one opens. God be with you sis
@user-wz3xq4dq4n
@user-wz3xq4dq4n 3 ай бұрын
Uhambe kakuhl bkthi Nongcebooo syokhumbula❤❤❤❤
@thembipurity2316
@thembipurity2316 3 ай бұрын
I will forever miss you magqamuzana big love for you sis wami 💗and all the best..!!!
@nomgqibelomndebele8074
@nomgqibelomndebele8074 3 ай бұрын
Hamba kahle Ngcebo, uJehova uzokuthwaka cc, uzokuvulela iminyango yempumelelo uJehova, thula uthi du ntombi, uzinyembezi zakho uJehova uyazikhongozela cc, injabulo yakhoisemnyango
@thembelakhuzwayo547
@thembelakhuzwayo547 3 ай бұрын
Kufanele ubonge ntombi ngoba uhambe usaphila, sengathi kuyafiwa lapho oKhozini. Uma ugoloza ukuhamba uzohanjiswa.
@VusimuziMntambo
@VusimuziMntambo 3 ай бұрын
Good by sesi noncebo,akukholakali mina ubungiduduza uma uqala ukhuluma .all the best❤ezingasoze zabuna ngeke zisafana😢
@ThembiprudencePhoswa
@ThembiprudencePhoswa 3 ай бұрын
Ngzokkhumbula cc yize s3ngfikelwa usizi nomuny ngendlela ovalelisa ngay❤😊
@user-wt5qu4ut6s
@user-wt5qu4ut6s 3 ай бұрын
Ncohhh Thula phela nceboh we love you Ntombi Sithole umsoco ngampela kuwe ndlelanhle Ntombi ngikukhotha phansi njengoshukela Wena🥰🥰🥰🥰🥰❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️🔥🔥🔥🔥🔥🔥
@thembisilebuthelezi8003
@thembisilebuthelezi8003 3 ай бұрын
Sorry Sisi Nongcebi, It's so painful ❤ uNkulunkulu abenawe .uNkulunkulu kukhona omunye umnyango azokuvulela wona.be strong Sisi unawe owakwazi useyihlule siswini sika Mah wakho.ungesabi.
@nontobekongubane8019
@nontobekongubane8019 3 ай бұрын
Ukhozi luyaphoxa shem umuntu bamthanda kakhulu mase shonile, ngikufisela inhlanhla Ngcebo unekhono nogazi sokukhumbula kakhulu ❤
@businzama6939
@businzama6939 3 ай бұрын
Ngikufisela okuhle kodwa LAPHO uya khona Ngcebo we will always miss your voice ❤❤❤❤❤
@sibongilemarthalindokuhleg4119
@sibongilemarthalindokuhleg4119 3 ай бұрын
Aah kodwa sesokuthathaphi Ngceboz
@gilentshingila9048
@gilentshingila9048 3 ай бұрын
Ukhozi FM will lose listeners bakithi. Bittersweet moment Nongcebo. Ngeke nje ngisalulalela ukhozi . Never😠🤧
@user-sn8vw7kv4h
@user-sn8vw7kv4h 3 ай бұрын
Well done gal❤❤
@nkosinathimchunu-hb9cy
@nkosinathimchunu-hb9cy 3 ай бұрын
Hayi Nongcebo sizokukhumbula singabalandeli bakho , ukuthi uhambelani uyaphi only God knows maybe it's for good , kodwa singabe sisezwa noyedwa umphathi woKhozi ethi uhambe kahle , sikufisela indlela enhle awu kwenza sibambe ongezansi , konakalephi .
@SthembileNtshingila
@SthembileNtshingila 3 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu kodwa cc lezozinyembezi uJehova uzozesula, siyokukhumbula sohlezi sikuthanda ❤
@SbongiseniMadela
@SbongiseniMadela 3 ай бұрын
❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤a❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
@ndlovuthemba6676
@ndlovuthemba6676 2 ай бұрын
All the best Nongcebo, sibuhlungu sonke ngoguquko olwenzekile. Okuhle kodwa kwigxathu elilandelayo ozolithatha, kukhanye njalo.
@user-xj3bc1kh3c
@user-xj3bc1kh3c 3 ай бұрын
Siyokukhumbula cc uyibekile induku ebandla ❤
@nontobekongubane8019
@nontobekongubane8019 3 ай бұрын
We gonna miss u Nongcebo 😢
@SiyabongaSibusiso-ej5ec
@SiyabongaSibusiso-ej5ec 3 ай бұрын
Ukhozi lahambisa ulucky sefatsa umsakazi owayesakaza kamnandi nakhu manje sebenza into efanayo ngonongcebo awuu sisi siyokukhumbula izinhlelo ubuzenza kukhozi ngeke ngiphinde ngizilalele okuhle kodwa sis kumsakazi uzoya kuwo sokulalela khona
@colilemethula1014
@colilemethula1014 3 ай бұрын
How i love you mntaka Mckenzie
@siphosethuzaphule2724
@siphosethuzaphule2724 3 ай бұрын
😭😭😭😭kdw ngoNongcebo
@EdwardNkosi-ox8xd
@EdwardNkosi-ox8xd 3 ай бұрын
Siyabonga kakhulu Nongcebo
@gugumazindela2478
@gugumazindela2478 3 ай бұрын
Sizokukhumbula Nongcebo uyidlalile indima yakho okwenzile okhozini thina sikuzwile uhleko lakho igalelo lakho.God bless I wish you more God had something for you❤
@lenfordmxolisidlamini6881
@lenfordmxolisidlamini6881 3 ай бұрын
Babili kuphela abaseleyo kukhozi,abenza ngiluthande uKhozi. Kodwa ukuhamba kukaNgcebo kungiqedaamandla. Ngiyazibuza ukuthi kukhale nyonini kuKhozi. Why besixoshela abantu abasithandayo. Ngcebo sazise la uyakhona sizohamba nawe. Miss you already, Ngcebo. Impela uKhozi alusoze lubuye lube uKhozi ngaphandle kwephimbo. lakho
@mzamomkhize8010
@mzamomkhize8010 3 ай бұрын
Ukhozi radio station is becoming ANC manje
@sbudube1262
@sbudube1262 3 ай бұрын
Kunjalo.
@BhekaniGumbi
@BhekaniGumbi 3 ай бұрын
Abaphathi bo Khozi uNkulunkulu uyobabona ngalezinyembezi bangakhohlwa. Mark my words ngeke ziwele phansi kusemhlabeni la
@LungileAngel-fm7sy
@LungileAngel-fm7sy 3 ай бұрын
All the best sisi nomcebo let the light of God shine upon you.
@user-ox5bv8yv8k
@user-ox5bv8yv8k 3 ай бұрын
Siyabonga ncebo😂kodwa leliphimbo ngeke Sisa lizwa elimtoti kanje,nenhlonipho
@skhumbuzompungose1208
@skhumbuzompungose1208 3 ай бұрын
Hamba kahle Ncebo ntombi emhlabeni akukho oku ngapheli sonke asamukele dadewethu, usodlile nge phimbo lakho eli mtoti sohlale sikukhumbula Ncebzniza ujehova esewuvalile lo mnyango futhi uzowuvula omunye
@user-oj7qp2pw3p
@user-oj7qp2pw3p 3 ай бұрын
Kodwa cc Ngcebo wavele wasishiya kabuhlungu kangaka okhozini voice yakho kodwa
@ncamsilendlovu-dl3zd
@ncamsilendlovu-dl3zd 3 ай бұрын
Nongcebo mntanami unkulunkulu unawe nangaso lesiskhathi usenguye unkulunkulu ungabe usabalisa kubuhlungu khona kuyazwela kithina balaleli indlela ebesikuthanda ngayo mawususifundela ama love letter ngesonto 😭😭😭
@PhimzaPhumelele
@PhimzaPhumelele 3 ай бұрын
Ungakhali mntanam unkulunkulu khona akuhlelela kona sizoba nesikhulu isizungu😢
@mjakadash1159
@mjakadash1159 3 ай бұрын
UKHOZI OLWABASAKAZI BASE NORTHCOAST MUQHAMUKA E SOUTH COAST KHOHLWA NOMA NGABE UNEKHONO USUKE UZOXOSHWA KUSALE LABA BASE NORTH KUPHELA LOKO SIYAKWAZI BEKUVELE KUTHUSA UKUTHI USASEBENZA KANJAN UVUKILE
@GloriaMgwaba-bf7lv
@GloriaMgwaba-bf7lv 3 ай бұрын
Kuncono ngoba uphume uphill hlambe uNkulunkulu ubekuvikela kuyafiwa lapho kuyathakathwa
@user-dj6qg5tp8e
@user-dj6qg5tp8e 3 ай бұрын
❤❤❤❤❤❤❤
@user-kw9ff7pe7w
@user-kw9ff7pe7w 3 ай бұрын
Siyabonga "Ngcebo" . Another door will open for you
@DigsWigs2022
@DigsWigs2022 3 ай бұрын
Farewell sisters. Ungakhali kakhulu. One door opens, another one opens. Uzopopa.
@welcomeshangase5399
@welcomeshangase5399 3 ай бұрын
Ukuvaleka konyango kusho ukuvuleka komunye shine Nongcebo shine cc omuhle ❤❤❤❤🎉🎉
@user-xl2hg4gp8d
@user-xl2hg4gp8d 3 ай бұрын
baphi o Linda sbiya abangavula eminye imisakazo siyeke le eyabantu abafeza izinhloso zabo
@bhekiemabhena5929
@bhekiemabhena5929 3 ай бұрын
Ngiyabonga dadewethu, angive ngilithanda impimbo lakho. Bengibusiseka uma ngizwa lelophimbo ngemfundiso. Okumhlophe kodwa in your career..
@GloriaThembelihleRadebe
@GloriaThembelihleRadebe 3 ай бұрын
Sunday will never be the same
@durbanite3997
@durbanite3997 3 ай бұрын
This is so unfair - I wonder what happened?
@Wandilehlophe
@Wandilehlophe 3 ай бұрын
Ubani ozosfundela incwadi yothando o love letter no 1 no 2
@user-gz1td3if3h
@user-gz1td3if3h 3 ай бұрын
Awu Khozi FM waze wasilulaza into ibingeke isakhulumeka kodwa le esihlukanisa noNcebo inyembezi zomuntu aziweli phansi khona okuhle okuzokulandela sisi phola
@HowardMngadi
@HowardMngadi 3 ай бұрын
Siyalushiya ukhozi ngeke😢
@bathethelelemahlobo4091
@bathethelelemahlobo4091 3 ай бұрын
God is preparing something better cc Noncebo don't worry he's in control we love you don't forget amazulu anawe don't question anything mbonge uSmakade ungakhohlwa ubhekise amehlo akho ezintaben he will answer u soon cc
@thandazileabigail7881
@thandazileabigail7881 3 ай бұрын
Nongcebo mntanami thula (no more tears) as much as ubusawthanda umsebenzi wakho thatha ngokuthi kusinwa kudedelwana qhubeka nempilo Ukhozi luysteshi esingcolile kusukela eminyakeni embalwa eyedlule... sibonga ukuthi uyaphila nabanye okhishwe nabo😢
@queendlamini6252
@queendlamini6252 3 ай бұрын
Ngibuhambile uBK bakithi ubengengene skhaleni sakhe
@sithembisontsele2134
@sithembisontsele2134 3 ай бұрын
Hau kodwa Ngcebo😢
@sizwesithole8358
@sizwesithole8358 3 ай бұрын
Bafwethu kwenzakalani OKhozini FM. Nakhu bexoshwa abasakazi
@MandlaDlamini-we3sx
@MandlaDlamini-we3sx 3 ай бұрын
Lwaphupha ukhozi sekusetshenzwa ngobungani hay ngekhona...ngacasuka man🤕
@user-ed9mc4es7w
@user-ed9mc4es7w 3 ай бұрын
Mhhh baze banesono okhozin nkos yam
@Thobile-mp5hw
@Thobile-mp5hw 3 ай бұрын
Mina namanje ngisacabanga ukuthi yonke into yenzeka ngesizathu esithile. Ngikholelwa ekutheni uNkulunkulu uneksasa eliqhakazile asekulungiselele lona. Ngibuhlungu kodwa ukuthi singabalaleli bOkhozi sizolahlekelwa ikhono elingaka,sijike singatshelwa lutho thina balaleli boMsakazo ukuthi kwenzakalani
@BuhlebuyezaCebekhulu
@BuhlebuyezaCebekhulu 3 ай бұрын
Masesimazi nje ungamaphi somlandela❤
@bhekimajola790
@bhekimajola790 3 ай бұрын
❤❤
@thandindlovu9088
@thandindlovu9088 3 ай бұрын
Oh that laughter😢
@bhekidlamini8717
@bhekidlamini8717 3 ай бұрын
Love letter fan and Sunday chillaz
@Thobelizwekhumalo
@Thobelizwekhumalo 3 ай бұрын
Kubuhlungu kuyazwela iminjunju yokuxoshisa umuntu emsebenzini.singaba Nkulunkulu Nongcebo uyasihlelela yena sikesikhale mokuvaleka umnyango ngoba sisuke singazikuthi kuzokwenzenjn kanti umdala wezinsuku usukezovula omunye umnyango
@VelaVelan-rx2ub
@VelaVelan-rx2ub 3 ай бұрын
😢😢😢😢😢😢😢😢😢
@barbarangcobo3888
@barbarangcobo3888 3 ай бұрын
Kulungile Baba 😢
@marydlamini7798
@marydlamini7798 3 ай бұрын
Hay cha kodwa ubulishaya kamnandi uhlelo lwakho Ngcebo ndlelanhle babygirl nalapho uya khona I wish u the best.
@jeconiashangase9177
@jeconiashangase9177 3 ай бұрын
Maybe like Zanele Mbokazi,I hope it might happen to hear this voice again.Ave ngibathanda abantu abangaphakeme noma nini uma bekhuluma nabalaleli.Asibonge🙏🙏🙏
@user-wy9fg7ns7v
@user-wy9fg7ns7v 3 ай бұрын
You are definitely going to be missed, Sundays would not be the same. Very disappointed
@SandileFortune-cb3dk
@SandileFortune-cb3dk 3 ай бұрын
It was So painfull ukuhambakwakho Ncebzin,BT it's maybe uhlelo lukankulunkulu lolu😭😭
@MthandeniDimane
@MthandeniDimane 3 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungungo Nongcebo ey Sisi ukhozi ngyaluzonda izenzozalo💔💔😭
@nombusodlamini2957
@nombusodlamini2957 3 ай бұрын
Mmmmm kwaze kwabuhlungu cc Nongcebo uJehova akawuvali umnyango engeke awuvule omunye nawe kukhona okwakho akuhlelele kona ndlelanhle cc God will lead you all the way 💔💔💔
@HowardMngadi
@HowardMngadi 3 ай бұрын
Aluhambi phambili ngoba lwenza Kahle ukuthi awukho omunye umsakazo okhuluma isizulu otholakala yonke indawo
@MduduziMathenjwa
@MduduziMathenjwa 3 ай бұрын
Yaz iyenyanyisa lento yoKhozi. Nasengomeni eyehlukanisa unyaka basenza izilima, kuyacaca abantu abaphethe njengamanje banezinhliziyo ezimbi zezinja. Hamba kahle ngane lezi zinto ezinomona eziphethe uKhozi sengathi uJehova angazibhubhisa. 😢
@user-pl1fr9cq5t
@user-pl1fr9cq5t 3 ай бұрын
Siyabonga Noncebo sisi kuningi esingakusho okuhle ngawe ....ukuwa kwenye indlu ..""ukuvuka kwenye unkulunkulu uzoba nawe ...
@user-zx3mb4wq1p
@user-zx3mb4wq1p 3 ай бұрын
I hope obekufanele avuselele icontract kaNongcebo uyajabula ukumuzwa ekhala
@SomXee
@SomXee 3 ай бұрын
This is sad. All the best Sisi. INkosi ithembekile
Ayanda Msweli evalelisa Noncebo MacKenzie
15:11
King Zoso TV
Рет қаралды 60 М.
Ukhozi FM TV: Dudu 'Lady D' Khoza
35:44
Ukhozi FM TV
Рет қаралды 76 М.
MEGA BOXES ARE BACK!!!
08:53
Brawl Stars
Рет қаралды 35 МЛН
That's how money comes into our family
00:14
Mamasoboliha
Рет қаралды 7 МЛН
Smart Sigma Kid #funny #sigma #comedy
00:25
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 15 МЛН
UMama Emndenini no Rev. Hawu Mbatha
33:48
Nongcebo Vukile McKenzie
Рет қаралды 501
Phumlane B. Hlongwane Shelling Nongcebo McKenzie on uKhozi FM, Isidlo sasekuseni with Tshatha Ngobe
8:49
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 189 М.
UHashi wangilobola ngo R180
38:41
Zanele Mbokazi TV
Рет қаралды 48 М.
Apostle Musa Khwela Conscious Parenting
25:20
Nongcebo Vukile McKenzie
Рет қаралды 527
Nongcebo Vukile McKenzie | Incwadi Yothando Winner Announcement
7:08
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 3,6 М.
DESAFIO IMPOSSÍVEL! #trending
0:13
O Mundo da Ágata
Рет қаралды 19 МЛН
Pringles chips 😱🤣 #demariki
0:25
Demariki
Рет қаралды 3 МЛН
My cat mastered black magic #cat #cats
0:23
Princess Nika cat
Рет қаралды 15 МЛН
Парковка ТАКСИ от клоуна!
0:22
Клаунхаус Kids
Рет қаралды 4,5 МЛН