Ukuphupha uGqoke izimpahla ezingcolile noma ezindala, Uphuza utshwala, Uphiwa imali, Uphuza amanzi,

  Рет қаралды 22,295

Nufliq

Nufliq

Күн бұрын

Ukuphupha uGqoke izimpahla ezingcolile noma ezindala, Uphuza utshwala, Uphiwa imali, Uphuza amanzi

Пікірлер: 51
@GiftSiyabonga-v5f
@GiftSiyabonga-v5f Ай бұрын
Saw ubone baba ukuphupha umfundis angcolile
@NufliqOnline
@NufliqOnline Ай бұрын
1. *Uma uphupha umuntu; * wuphawu olubi uma egqoke izingubo esingcolile; lusho ukuthi lomuntu akalungile, futhi ugcwele ukungcola nokukhohlakala okumele akulungise. U-Isaya 64:6 Sonke saba njengongcolileyo, nokulunga kwethu konke kwakunjengengubo enindiweyo; sabuna sonke njengeqabunga, nobubi bethu basisusa njengomoya. UJeremiya 23:11 Abaphrofethi nabaphristi bangcolile, nasendlini yami ngithole inkohlakalo yabo,” kusho uSimakade. 2. *Uma uphupha umuntu; * wuphawu olubi uma egqoke izingubo esingcolile; lusho ukuthi lomuntu akasindisiwe, futhi akakephundiki, usagcwele izono, nezindlela zobumnyama. UJeremiya 2:22 Ngokuba noma ugeza ngesoda, * uzithathele insipho eningi, ububi bakho bulotshiwe phambi kwami,” isho iNkosi uJehova. IzAga 30:12 Kukhona isizukulwane esimhlophe emehlweni aso, esingahlanzwanga ensileni yaso. UHezekeli 24:13 'Ngokungcola kobufebe bakho nangokuba ngikuhlambululile ungahlanjululwanga kodwa awusayikuhlanjululwa ekungcoleni kwakho, ngize nganelise ukufutheka kwami kuwe. 3. *Uma uphupha umuntu; * wuphawu olubi uma egqoke izingubo esingcolile; lusho ukuhlupheka, nokuswela, nokukhungathwa wubompofu nezinkathazo. EkaJakobe 2:2 Ngokuba uma kungena esinagogeni* lenu umuntu onendandatho yegolide nezingubo ezicwebezelayo, kungene nompofu onezingubo ezimbi, 4. *Uma uphupha umuntu; * wuphawu olubi uma egqoke izingubo esingcolile; lusho ukuthi lomuntu akahlambulukile futhi kufanele asukume enze inhlambululo noma ahlambulule izidalwa esimembethe.
@WinileMamba-do1xo
@WinileMamba-do1xo 3 ай бұрын
Ngyabingelela pastor ngicela ukubuza uma uphupha uphendulele izimpahla kusho ukuthi
@NonkululekoNkuleh-hv6kx
@NonkululekoNkuleh-hv6kx 11 ай бұрын
Amen ngiphuphe iduku lami lesonto lingcolile linodaka Ngabuye ngaphupha umlungu engsebenza naye engathi uyaphalaza Ngazophupha ingane yami engathi ibinento eyithumba so bekunomuntu ebeypitshiza kwaphuma udoti kwaze kwaphuma udoti
@zandileSikhakhane-c1e
@zandileSikhakhane-c1e 5 ай бұрын
Amen ukphupha umunt obuthandan naye ephethe izingubo ezincolile eskhwameni
@ThembiPriscilla-kx1zv
@ThembiPriscilla-kx1zv Жыл бұрын
ngyabonga baba nkulunkul akubusise namatongo akini
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
thanks UNKulunkulu akwenzele okuhle kodwa
@SakhileMbuyazi-z8e
@SakhileMbuyazi-z8e 11 ай бұрын
Amen pastor bengicela ukubuza ukuth kusho ukuthin ukuphupha uhlupheka noma uhamba ufuna umsebenzi kodwa usebenza
@NonhleMasombuka
@NonhleMasombuka 6 ай бұрын
Sawibona Pastor ngicela ukubuza ukuthi kushoni ukuphupha impukane indiza ingena langilele khona indizela ezingubeni ngaphaphama ingakangeni inyamalele
@NobuntuNkayitshana
@NobuntuNkayitshana Жыл бұрын
Siyabonga mkhulu kushukuthini uma uphupha kuduke ingubo zesinto ufisa ukuziwasha bese ubona ubaba wengane ephethe umuthi unukani
@vuyiswamqadi1310
@vuyiswamqadi1310 2 жыл бұрын
Sawbona pastor, syabonga Kusho ukthini ukphushelwa umngani wakho usemngcwabeni we ex yakho ukhala umzilelile engathi ufe ngokudutshulwa.
@kensanimabaso8880
@kensanimabaso8880 2 жыл бұрын
Syabonga mkhulu ngicela ukbuza nakhu ngifa maphuphu amasimba somths ngizikakela ephuphen khulu cela ungisize bo ngyafa amaphupho amabi
@MasithembeBala-eu2nc
@MasithembeBala-eu2nc 10 ай бұрын
Molweni ndathemba ngempilo kuyaphileka enkosi bendicella ukubuza kuthetha ukuthini ukuphupha unxibe impahlla ezigugile
@ignatiamhlanga8593
@ignatiamhlanga8593 2 жыл бұрын
Ngicela ukubuza Uma uphupha amahhashi abomvu efuna ukungena ngenkani egunjini lokulala ngyaphila ngizama ukubaleka kwaqhamuka isalokazi sakhuza avele ajama emnyano
@siphokazikhumalo3008
@siphokazikhumalo3008 2 жыл бұрын
Siyabonga Pastor
@zanelenkosi5381
@zanelenkosi5381 2 жыл бұрын
Ukuphupha ugqoka impahla zakho obuziqhokile ngihlezi no Mama
@ignatiamhlanga8593
@ignatiamhlanga8593 2 жыл бұрын
Syabonga pastor
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
Thank you, be blessed
@deencube1762
@deencube1762 3 жыл бұрын
Siyabonga Pasta weningi ngiphuphe ngibona umuntu owesifazana engimnika imali yephepha leye silver ngimbona ephupheni bengingathi ngiyamazi ngasengibonga mangizama uku mupha( I hug ) athi unganginti uzolahlekwela yinhlahlayakho lo owesifazana ngimfanise lomunye umama owaye ngumngane kamama kodwa sowashona
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
*Uma uphupha unika omunye umuntu imali;* wuphawu olubi futhi olusho izindaba ezimbi futhi kusho ukuthi uzungezwe umoya omubi. Futhi *uma uphupha ukuthi unikeza umuntu imali;* wuphawu olusho ukuthi usizi nomunyu luzophela empilweni yakho. *Uma uphupha upha noma unikela ngemali komunye umuntu;* wuphawu olukhombisa ukuxhasa kwakho izinhloso noma izifiso zabanye. Ungumuntu osiza abanye abantu ukuthi babe namandla kakhulu noma bathuthuke empilweni. *Uma uphupha umunyu osashona ethi ungamthinti uzolahlekelwa inhlanhla;* wuphawu olusho ukuthi kunento ofuna/ozofuna ukuyenza okungamele uyenze ngoba izokufaka esimeni esibi kakhulu esikhathi ezizayo.
@spho1190
@spho1190 Жыл бұрын
@@NufliqOnline I've dreamt of paying uMfundisi that was driving me from a grocery store he then drove to his church to show me where he preaches. Good or bad sign?
@thandimavi8417
@thandimavi8417 3 жыл бұрын
Thokoza pastor. Ngicela usizo ngephupho. It's the second time ngiphupha ngithenga indawo evulekile njenge pulazi. First time I bought land and built many houses on one side. Second time I bought land.
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
UKUPHUPHA UTHENGA INDAWO/UMUZI 1. *Uma uphupha uthenga indawo;* wuphawu olusho isikhathi sengxabano engase ibekhona phakathi kwakho nomphakathi ohlala kuwo. 2. *Uma uphupha uthenga indawo/umhlaba noma uthola ifa lomhlaba;* wuphawu olubikezela ukuzethemba, nempilo nengcebo esikhathini esizayo. 3. *Uma uphupha uthenga indlu entsha noma wakha indlu entsha;* wuphawu olusho ukuthi uzophumelela kwezomsebenzi futhi kukhombisa nokuthi uzojabulisa umndeni wakho noma abantu osondelene nabo.
@Lisakhanyankosi-qo5zz
@Lisakhanyankosi-qo5zz 10 ай бұрын
Ukuphupha umuntu odatshukelwe
@nonhlanhlazondi6470
@nonhlanhlazondi6470 Жыл бұрын
Thokoza Mkhulu, mina ngiphuphe ngingqoke izimpahla ezingcolile zinuka, ngathola amanzi esebhakedeni eclean ngawakha ngageza kwasukalezi ezinukayo kwasala ezi clean sengimuhle.
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
Ok, I hope you did get some clarity regarding your dream, we do have two or more visual where we explaining izingubo zokugqoka ezingcolile nezihlanzekile. Uphile ngane yakwethu.
@nonhlanhlazondi6470
@nonhlanhlazondi6470 Жыл бұрын
@@NufliqOnline ngiyabonga kakhulu ngiyitholile Thokoza
@phililengema3215
@phililengema3215 Жыл бұрын
Kuchaza kuthin kuphupha ugqoke iphinifa kobabengane yakh
@XolelwaKanzi-bp9su
@XolelwaKanzi-bp9su Жыл бұрын
Phupha imphahla zomtwana bandilela nesango the same phupha live
@ntandoprom5252
@ntandoprom5252 2 жыл бұрын
Ukuphupha uzithola kusho ukuthini ingama lami untando khumalo ethekwini
@nokuzolamngxadi8883
@nokuzolamngxadi8883 Жыл бұрын
Uma ngiphupha ngendlalela abantu phansi emnyango ukuba balale nami futhi bengizolala lapho kodwa eduze kwabo kukhona umgodi ongathi yithuna.
@thobekileradebe7990
@thobekileradebe7990 6 ай бұрын
Kusho ukuthini Uma uphupha uqoka izimpahla ezi clean
@malizokhumalo2472
@malizokhumalo2472 3 жыл бұрын
Sawbona Pastor weNingi bengicela ukubuza kuchaza ukuthin ukuphupha engath usesikoleni ubhala exams ulokhu ukhohlwa imibuzo ebiniyinikwa uthisha Kodwa ke ugcine ukhumbulile waqeda ngasekugcineni ukubhala. Uthi masugoduka ubone izingane zesikole between the ages 7-11 years bephuma eskoleni ngiqaphele le eyodwa empofu ngokwebala ingane ibuka ngakimi with a smile. Ngath ngisanake lokho ngaphinde ngabona ezinye zime eduze nendawo engath kuyidamu. Kodwa okwethusayo ngibone amawele abafana eduze kwawo kuphinde kubonakale amawele mantombazane. Avedane ashuthe nge camera lamawele wonke. Lengane bengiyibuka ekuqalen enhle enamehlo blue ivele isondele kimi uma isondela ngybona engath iyashintsha from ukuba umuntu omnyama kube ngath usabundiya kodwa futh kwanocingo between mina nayo lengane..please dissect this for me Pastor
@NufliqOnline
@NufliqOnline 3 жыл бұрын
1. *Uma uphupha engathi usesikoleni ubhala i-exams ulokhu ukhohlwa imibuzo kepha ugcine ukhumbulile waqeda ukubhula;* wuphawu olusho ukuthi uzobhekana nezinselelo ezozoba nzima kepha uzokwazi futhi ukuzinqoba ngokuhamba kwesikhathi. 2. *Uma uphupha ubona amawele-abafana;* wuphawu oluhle futhi olubika inqubekela phambili kwezamabhizinisi nokuthuthukisa impilo yomndeni nokuba nenala nengcebo. 3. *Uma uphupha ubona amawele-amantombazane;* wuphawu oluvame ukubikezela injabulo, inhlalakahle nempumelela ebhizinisini esikhathini esizayo noma kusho ukuphela kwezingxabano zomndeni. 4. *Uma uphupha ubona izingane eziningi;* wuphawu oluhle futhi olubika injabulo ezayo ungazelele. 5. Futhi *uma uphupha ubona izingane eziningi njalo;* wuphawu olukutshengisa ukuthi unedlozi labantwana - umanono. 6. *Uma uphupha idamu;* wuphawu olusho umusa, ububele, ubumnene, injabulo, ubuhle nokuzuza noma isiphiwo sikamoya futhi kusho ukuthi uyengeka kalula noma uyengelwa ezimweni eziyingozi.
@malizokhumalo2472
@malizokhumalo2472 3 жыл бұрын
@@NufliqOnline Ngiyabonga Mfundisi iNkosi ikwandisele.
@mshushisingubane
@mshushisingubane Жыл бұрын
Pastor weningi kuchazani ukphupha ugqoke izmpahla ongakaze ugqoke noma ongakhumbuli unazo futhi ugijima
@asandazwane4728
@asandazwane4728 Жыл бұрын
Cela ukubuza ukukhupha uphuza utshwala besintu nigcwele niwu mndeni istep mother Sami silokhu singi introducer ebantwini basekhaya kwavela nendoda engingayazi bathi iyi cousin yam kulelo phupho inezinkinga zothando afuna umuntu kanti sizothandana loyo muntu unemali ufundile uyi lawyer kodwa sihlobene
@lindiwemalaza1312
@lindiwemalaza1312 Жыл бұрын
Kusho kutsini uphiwa timphahla letinge masekeni
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
uma zizintsha wuphawu oluhle, you can also check other videos on the channel about izimpahla, maningi. Stay blessed
@ntandoprom5252
@ntandoprom5252 2 жыл бұрын
Ngicela ukubuza uphupha abantu befuna ukukubamba ikuzi ubaleka bangakufigci
@sfisongwane3246
@sfisongwane3246 3 жыл бұрын
Sanibona ngicela kubuza ngaleliphupho. Ngiphupha ngisendleleni eyakomalume ngit sengikubona komalume ngabona ulwandle luchitheka ngithe ngisathukile ngabona lukhula ngathi luya emafini lwayeka ukuza phambili ngithe ngisamangazwa ilokho ngabona ubuhle engakaze ngabubona kulo bekungat kunelanga ngalekwalo lokukukhanya bekusuka kulo angikuqondanga?. Leliphupho lokuchitheka kolwandle sengiliphuphe kaningi lingijwayele.
@janulilenomsa6711
@janulilenomsa6711 2 жыл бұрын
Thokoza nginqela ukubuza ngiphuphe nginqoke izincathilo ezintsha ngizibuka nginjabulile
@siphokazimmiwa4446
@siphokazimmiwa4446 Жыл бұрын
Ngeyiphi inamba otholakala kuyo pastor?
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
Itholakala kuma video, thank you.
@angiemnguni9405
@angiemnguni9405 2 жыл бұрын
Pastor iboyfriend yam iphuphe ngingagqokile isingezanzi ngihleli ohlangothi I lwamadoda ngishuqule ikhanda
@manqobainnocentmbutho509
@manqobainnocentmbutho509 3 жыл бұрын
Ngicela ukubuza muphupha ugqoke kahle, iSuit yakho yesonto usesontweni. Uqale uqhamuke behleli abazalwane bakuncome uhlale nawe
@zkunenezanele621
@zkunenezanele621 2 жыл бұрын
Thokoza pastor ngiphupha ngiphethe ingane yomfana ,lengane ugqoke isembatho esimhlophe sineziphambano esinokhala oblue no red zimbili leziphambano ziphambili esimbathweni sayo ingane ,ngabe kisho ini.
@mthobisipenwell6126
@mthobisipenwell6126 2 жыл бұрын
thokoza Pastor mina ngiphuphe umfowethu ongasekho egqoka ijacket yam
@malizokhumalo2472
@malizokhumalo2472 3 жыл бұрын
Sawbona pastor ngithembe kuyaphileka. Eyii ngivuka nephupho namuhla engath ngibona iSilo uMisiZulu Zulu endawen yangalapha ngasekhaya . Lendawo ngath kusemakhaya kodwa manje ngybona iNkosi imile yodwa iyakhuluma ngasemgwaqeni kodwa angiyizwa kuth ithini. Mangiyibuka ngath iyakhuthaza kulenkulumo yayo. Ngicabange ukusondela ngizobingelela kepha ngesaba futh kuth mhlawmbe abayiqaphile bazocabanga ukuth ngizokwenza okubi. Kuthe kusanjalo ngavel ngasuka kulendawo ngazibon ngath ngyathenga kwispaza thizen ngibona abantu engingabaz. Aike yasuka inkinga kwangath bayangsola abantu around kulendawo ngahamb ngath mangfika kwenye bangsola futh bekhuluma behhemuzela ..ngavele ngacela kwabanensente. Kodwa okumangazayo ukuthi ukubaleka kwami bengingagijimi Kodwa bengishishiliza ngabashiya kanjalo laba bebengisola..ngicela incazelo baba ngixolise ukuba mude 🙏🏾
@2manyofus333
@2manyofus333 2 жыл бұрын
kusho ukuthini ukuphupha family gathering sharing clothes. is it as obvious as it looks does it mean someone will die in the family?
Ukuphupha unikwa izingubo ezindala |@pastorweningi
5:12
Apple peeling hack @scottsreality
00:37
_vector_
Рет қаралды 126 МЛН
WORLD BEST MAGIC SECRETS
00:50
MasomkaMagic
Рет қаралды 41 МЛН
INDWABU IWUMOYA OYINGOZI - RIP Sbhozabhoza
20:50
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 60 М.
IZIWASHO ZOKUSUSA AMATHUNZI KUMUNTU
21:47
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 22 М.
Ukuphupha ugqoke izicathulo ezidabukile | @pastorweningi
4:24
Ukuthwebula Inhlanhla Yomuntu - Dr 2+2
11:36
TSOGO TV
Рет қаралды 29 М.
Ukuphupha umuntu egqoke izimpahla zakho | @pastorweningi
4:07
ALUVALWE UCANSI LOKUKHOTHANA
21:46
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 25 М.
Kusho ukuthini ukuphupha uya olwandle nokuhlala ngaphansi kwamanzi
8:31
Umsamo Institute
Рет қаралды 91 М.
Apple peeling hack @scottsreality
00:37
_vector_
Рет қаралды 126 МЛН