ukuphupha ujahwa ulwandle olunagagasi amakhulu |

  Рет қаралды 18,200

Nufliq

Nufliq

Күн бұрын

Пікірлер: 24
@SisandaJeke
@SisandaJeke Ай бұрын
Amen pastor ngicela usizo lokucaciselela ngokuphupha umbozwa ulwandle luphinde kabili kodwa lungakuwisi ludlule qede kubalele maseludlulile kubengathi akwenzekanga lutho futhi ungaminzi ngaphansi kwalo .ngyabonga
@ayeshasirrage9114
@ayeshasirrage9114 Жыл бұрын
Thokoza ngiphuphe inganekadade wethu sibhukuda olwandle ngabona amazing emdonsa ngammemeza ngaphaphama ngicela ungi hlaziyela lona
@zafezekazikhali2913
@zafezekazikhali2913 Жыл бұрын
Siyabonga Pastor ngivuku nje, ngiphupha ulwandle linamagasi alihlobo lweTsunami, kugcwele konke ongakucabanga. Ngiphakathi, ngibone izitebisi ezimhlophe. Ngikhone ukuzilandela ngiphume
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
Uma uphupha itsunami noma amagagasi;* wuphawu olusukuke lusho ulaka nentukuthelo, noma izinkinga ozobhekana nayo empilweni kepha uma ukwazile ukuphuma kusho ukuthi uzosithola isixazululo sezinkinga zakho.
@vuyolwethundalo79
@vuyolwethundalo79 2 ай бұрын
Yhoo bhuti uthetha into esandokundenzekela ngoku ndavuka ndazincama ndaylungisa.. nd yes bendilindele idale iingxabano but because ndithethile ngayo ndayilungisa manje konke nzokubeka ehlweni..coz yonke into ivele yenzeka fast past few previous days..nokuzithoba kubalulekile..umamele... Enkosi kakhulu bhuti ngoba belilikhulu eliyagagasi belindileqa..NDIYABONGA! UThixo aqhubeke ekuthethisa impilo ebantwini.🙏
@NtobekoShange-d3t
@NtobekoShange-d3t 10 ай бұрын
Thank you Pastor ❤
@slondiwedlamini7367
@slondiwedlamini7367 Ай бұрын
Ngiphuphe ulwandle lunamagagas amakhulu ngifuna ukuwela kungawelek kodwa lufike ezinyawen selwehlile
@sebenzilezondi2
@sebenzilezondi2 Жыл бұрын
Syabonga
@velilesihlazi402
@velilesihlazi402 Жыл бұрын
Ngiyabingelela pastor ngiphuphe indlu enkulu enamaklamelo amathathu idaningi ingekho kodwa kunesikhala sayo kuthiwa isazokwakhiwa ngabe kusho ukuthini pastor
@NomadloziNhlabathi-tb3wz
@NomadloziNhlabathi-tb3wz 5 ай бұрын
Ukuphupha ubhukuda emfuleni omkhulu
@chareennapjani4122
@chareennapjani4122 4 ай бұрын
Sawubona...ukuphupha ujahwa yisi khukhula samanzi a clean kushoni?
@NonhleMkhize-e1y
@NonhleMkhize-e1y 10 ай бұрын
Sawubona pastor, cela ukubuza uma uphupha izimkomo ziphuma olwandle oluthule Olu clean, ngaphinde ngaphupha isinkomo ziphuma olwandle olungcolile ulugubha amahagasi kodwa engekho makhulu?
@lungamakambi6405
@lungamakambi6405 2 жыл бұрын
Asbonge Pastor mangabe uphupha ingane iloko ishona emfuleni lamanzi mangabe emdaka sometimes abe clean masengiyikhipha kulomfula ishonile ngabe kuchazani kade libuyelela leliphupho
@NontokozoPhilisiweKubhek-gu3go
@NontokozoPhilisiweKubhek-gu3go 10 ай бұрын
Angbingelele pastor,mina ngiphuphe ulwandle lunamagagasi angath lifuna ukungthatha kodwa ngilokhu ngilubalekela ngishone ngalapho asehle ngakhona amagagasi kodwa bekuthi makuqhamuka into luyithathe ngoba ngike ngabona inyathi eke yaqhamuka khona lapho lwavele laythatha yangena kulawomagagasi
@PaitoMacamo-u8c
@PaitoMacamo-u8c 29 күн бұрын
Ukuphupha ulwandle lungena endlini ngamaza akulakancinci Kuthethukuthini
@thulanixali4054
@thulanixali4054 Жыл бұрын
Thank you
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
You're welcome, Stay blessed.
@Ntsibandee
@Ntsibandee 2 жыл бұрын
Asinge pastor yaz ngiphuphe ngilunywa umzimba wonke bt uma ngisenwaya kwagcina kuphuma amaqhubu amakhulu kungabe kuchazani
@NufliqOnline
@NufliqOnline 2 жыл бұрын
*Uma uphupha ulunywa umzimba wakho;* wuphawu olubi oluvame ukubika ukuthi kumele usukume ngoba kukhona isichitho abazama ukukufaka sona abantu ababi. *Uma uqubuka umzimba wonke;* wuphawu olungabika isichitho nokuthi kumele uqaphela ngoba izitha zakho zizama ukukuthela ngehlazo. *Uma uphupha umzimba wakho unamathumba;* wuphawu olungabuye lukuxwayise ukuthi kumele uqaphele ngoba ungase ukudumazeke, noma ubhekane nezinguquko ezimbi ezizokwenza impilo ibemuncu.
@mncedisiabelwenovukela3584
@mncedisiabelwenovukela3584 Жыл бұрын
Kusho ukuthini ukuphupha ulwandle lifuna ukuthatha kodwa linganalo ulaka kodwa lifuna ukuthatha ungene ukulo?
@Zweli-zh2rf
@Zweli-zh2rf 4 ай бұрын
Dako
@SindisiweThusi-h9n
@SindisiweThusi-h9n 7 ай бұрын
Hi kusho kuthin kukhohlwa amaphupho
@leratothembelihle9259
@leratothembelihle9259 Жыл бұрын
Good morning pastor ngiphupha ngibuya edolobeni sengihlangana nemutu weslisa uphetse singubu sepetrol mangitsi ngiyamkhulumisa ngiyambingelela wavele wangitsela ngayo Nami ngayitsatsa ngekani ngamutselangayo. Sengibona sengise Tulu kwemanti or mfula locwele ngisaba kwelela ngesheya . Ngabe kucazani
Ukuphupha ubhukuda olwandle | @pastorweningi
6:18
Nufliq
Рет қаралды 7 М.
Ukuphupha ulwandle / Amanzi
4:22
Ithongo with Maya
Рет қаралды 6 М.
Random Emoji Beatbox Challenge #beatbox #tiktok
00:47
BeatboxJCOP
Рет қаралды 54 МЛН
🕊️Valera🕊️
00:34
DO$HIK
Рет қаралды 20 МЛН
Family Love #funny #sigma
00:16
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 37 МЛН
@Mkhulu Nyokamanzi #Ndau dlozi #UkuFemba #Dloziwork Gogo Mpandezemithi explaining ukuFemba
21:42
Luvuyo Zililo 'Mkhulu Nyokayamanzi'
Рет қаралды 3,4 М.
Ukuzalwa wembethe nezimpawu zakhona
4:11
Sichaza amaphupho
Рет қаралды 80 М.
JULIAS MALEMA ON DALI LEAVING EFF AND FORMATION OF MK PARTY
9:08
NewsZA entertainment
Рет қаралды 4
Kusho ukuthini ukuphupha uya olwandle nokuhlala ngaphansi kwamanzi
8:31
Umsamo Institute
Рет қаралды 95 М.
Ukuphupha ngolwandle
1:54
Sichaza amaphupho
Рет қаралды 3,2 М.
Ukuphupha imali yamaphepha | @pastorweningi
9:09
Nufliq
Рет қаралды 106 М.
sichaza AMAPHUPHO ukuphupha Ulwandle
2:28
Sandile Maphisa
Рет қаралды 6 М.