igcokama on ukhoziFM| Isipho Sika Tshatha| luyabheda ukhozi Fm

  Рет қаралды 27,258

BantuTV_1

BantuTV_1

Күн бұрын

Пікірлер: 109
@user-sr3yw8zb1l
@user-sr3yw8zb1l 5 ай бұрын
1st of all Congratulations with the Platinum. But what i know is that this guy is a trouble maker always ikhona ingqondo ebolile aphekwayo njengoba ezoshiya le Platinum yakhe nje la Okhozini uzongibuza ungiphale ulimi ngyakutshela . Okokuqala nje uKhozi Fm luyishiphi nje lapha kuye luhhenye yezinto azenyanyayo kodwa uma efuna ukufeza izinhloso zakhe azame ukulumbuluza(Pretend) kodwa umuzwe olimini ukuthi enhlizweni kumnyama bhuqe. Kungakumangazi nje kusasa ukumuzwa esethi oKhozini bamloyile bamloya nge Platinum yakhe le ayishiya khona kungakumangazi nje lokho. Uyisethile uqedile lento mkhulu umsindo ozayo thulu bheke. Uhlulwe imbangi yakhe ethi uzama ngakho konke ukuyi destroy waze wasifundekela ngo voicemail bobuqili unoKhozi ishaqa-ke manje njengoba umuzwa nje eGcwaneka lapha kulo. Kazi ukhonza yiphi iNkosi lobhuti Kudela Owaziyo ngoba lento ayikhonzayo ithi makube nodlame phakathi hhayi ukuthula. Makumsukile uKhozi luyamzonda uma lento ahlale eyisho iyiqiniso ngempela seluyamthandani manje?. Ubuqili nje bodwa aphila ngabo engani wazi kahle ukuthi uKhozi alukaze nje lwamzonda bekuzidindi nje zokubambelela ngoba enqaba ukuvuma ukwehlulwa yimbangi yakhe. Uma ngingake ngibuze nje wena ungakwenza yini ukuthi uthathe umklomelo wakho owuzuze ngokusebenza kahle ngamalengiso emsebenzini wakho uyowuhlalisa emzini weSitha sakho?
@VanORT-qd8ji
@VanORT-qd8ji 5 ай бұрын
Waze bitter bo, we usser.
@khulileshezi9264
@khulileshezi9264 5 ай бұрын
Shuni wama essay 😅😅, Cha asibonge nkunzi
@thembacebo-zd6gi
@thembacebo-zd6gi 5 ай бұрын
We user uyahlanyan wena, y ubhale indavundavu engaka ube ungasho lutho. Ohk, lomfo akaluthandi ukhozi, nabanye babasakazi abanohlnze bokhozi abamfuni neh, including abaphathi neh. Ned kunezinto otholukuthi noma ungazama ukucindezela umuntu, zona auna chance kuba into esobala kakhulu ohk. Lungamfuni lunjalo, bt luyazidlala iyngoma zakhe neh iyonandima leyo edlalwe ukhozi emculwen wakhe neh, uku top 20 namanje, akukaze kwenzeke lokho emlandwen kamaskandi neh, futhi usehlale iskhathi esingaphezulu ko hhafu wonyaka mmm ai syabonga. Ukhozi lufana ne musiem manje, so naye inhloso ukuthi woonke umuntu oya okhozin, afike awbone lomlando wakhe laphaya, n noma uban ozoya ngemva kwakhe manje akana chance uzoba inxenye yomlando kamthanden, so nje manje maubonabiythombe zobaba ubhodloza eznamekwe odongen lokhozi fm, uyobe seubona ne plztinum auna chance 😂😂😂😂
@user-sr3yw8zb1l
@user-sr3yw8zb1l 5 ай бұрын
@@thembacebo-zd6gi Okokuqala nje angihlanyi okwesibili ngikhuluma indavundavu futhi angisho lutho yingoba angisho lokhu okufunwa nguwe. Awungelaphe lapha-ke konje uKhozi uma lumfuna or lumthanda kumele lwenze njani or lukukhombise kanjani lokho ingabe kufanele lumgqogqoshe/lumbelethe or kube nohlelo nje lokufonela uMthandeni aziswa ukuthi uyathandwa nje noma mhlawumpe ufuna lumzondise uKhuzani nalo?. Inkinga yalo bhuti wazibopha ngesifungo esithi uKhuzani ufisa ukumbona engathandwa muntu futhi enukela lonke izwe ngalendlela yena nani balandeli bakhe enizwa emnukela/eninukela ngayo kanti lokho ngeke kwenzeke. Uma uKhozi luzidlala izingoma zakhe lumumema futhi naye ezinhlelweni zalo noma evame ukufika alwedelele/agcwaneke njengoba ehlale egcwaneka nje azikhukhumeze azibone ubukhulu kunalo yini kanti enye uKhozi ekufanele luyenze kanti?. Ngo 2019 izinhlelo ze Gcwalisa imabhida uKhuzani wayesi update ngazo laphaya oKhozini besho nabasakazi bethi Kungami Kungawe Kungathi Sonke. Walwenyanya laphoke nje uKhozi fm yize ayengakhishwe nyumbazana ayemenyiwe ukuba ingxenye kulowomcimbi naye kodwa wala waphetha yena ukuba inxenye yomcimbi wathi yena uzobe ese GP nabalandeli bakhe. Gwiqiqi nangu futhi esezomosha umcimbi yize imzamo yakhe ingabanga enough for his intentional damage ekuphazamiseni umcimbi namanje ngisasho this guy is a trouble maker ngoba ebuswa uMona. Ugxeka yonke into enhle ayibeke amabala bese uma isingakuye into enhle bese efuna ukuthi i-praisewe sitshelwe ngamagama afana nobunkunzi, sitshelwe ngempumelelo yasezintweni zeqiniso kodwa mayikomunye u-create i-chaos unomoya omubi kabi lo. Waqala laphoke uku bad-mouth uKhozi. Walwenyanya laphoke uKhozi fm sikutshele thina wabuya uKhuzani wazohlabana kweyonyaka ngo 2020 ngengoma ethi ijele wavele walwenyanya kakhulu waqhubeka kakhulu nokulushawoda kuze kube namhlanjena .Akukho msakazi onyanya uMthandeni inkinga yakhe nje ukuthi akafune kuzwa muntu ekhuluma kahle ngegama likaKhuzani angithi phela uKhuzani idixa uyanuka akagezi uma ukhuluma kahle ngaye kuye kufana nokuthi udelela yena uma ukhuluma kabi ngoKhuzani ingalenkathi umkhombisa uthandoke yena nokungamcindezeli. Ukubani akazijwayezanga lomkhuba wakhe wokuthi aphakame ngokufuna ukuncika ngokucindezela someone ngasosonke iskhathi singabala izinto ezifana nokuthi yonke into enhle ethinta igama likaKhuzani afune ukuyiguqula ayenze ibe ngaye ngasosonke iskhathi esebenzisa lesi slilo sakhe ahlale eskhala sokuthi imbangi yakhe "igwazile, iyenzelelwa, yena uyacindezelwa, yena ubanjwe ngophondo etc".Le mpi yenhlamba engaka endiza ko Social media evutshelwa nguye mayelana ngoMaskandi ngoba phela uyena Commander wayo ibingeke ibe kulelizinga ekulo. Ngitshele into eyodwa nje ekhomba ukuthi uKhozi luzonda UMthandeni futhi kade lwaqala ukumzonda njengokusho kwenu?
@smjeey3928
@smjeey3928 5 ай бұрын
Uyabhala yoh
@buyisileshabalala2533
@buyisileshabalala2533 5 ай бұрын
Ubuciko,nokuhlonipha ubeke kahle kakhulu wathi ludala ukhozi yozihlaziyela wena keeeee,usho konke angakushongo.
@sabelongema8252
@sabelongema8252 5 ай бұрын
Igcokama alishongo ukut ukhozi luyabheda umuntu obhedayo lana Uwe, mthandeni uzincokolele nje ngokut ukhozi ludala
@user-jn8nd9pg4m
@user-jn8nd9pg4m 5 ай бұрын
Niyoze nimvume u-ameni iskhova singenhla🔥😂
@Skhobaner
@Skhobaner 5 ай бұрын
Akudlalwa laaa😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@celimpilomajola2024
@celimpilomajola2024 5 ай бұрын
Jah umntomdala ubuye esuze nje ephunyuke nje cha isisoka sakho nkunzi😂
@SboneloLindaNkosi
@SboneloLindaNkosi 5 ай бұрын
😂Ludala ukhozi mfoka Manqele 😅😅😅
@user-gm1bs7nl6f
@user-gm1bs7nl6f 5 ай бұрын
Wena sihlama khuluma manga iphi le nkulumo egxeka khozi pho
@NomceboMbatha-zi3rp
@NomceboMbatha-zi3rp 5 ай бұрын
Duyazii😊🙌🏻❤️
@thokozanemthimkhulu
@thokozanemthimkhulu 5 ай бұрын
Anoke nithole iskhat ninake izimpilo zenu ,labant enimumonelayo anisiyo ngisho ikota yekota yempilo yakhe
@DuduzileKhumalo-wc5vv
@DuduzileKhumalo-wc5vv 5 ай бұрын
Mxolisi
@lungilefakude6198
@lungilefakude6198 5 ай бұрын
Duyaza❤
@bonisileprecious1670
@bonisileprecious1670 5 ай бұрын
Manje wathi isipho sika Tshatha kanti akashongo kuthi sipho sokhozi fm bengimlalele usuyokhohlisa ababengalalele,uhlaziya njani kanti uyashuna🤔😁😂😂😂
@kamaveetv
@kamaveetv 5 ай бұрын
Ayi cha iyakhula kancane kancane lensizwa kodwake ukuthi kulomkhajha wabo akulula ukuthi babonakale mabekhula ngoba kuhlezi kunomuntu oza nobumbangi ngisho kungenasidingo engathi khona into ayiholayo
@lungilefakude6198
@lungilefakude6198 5 ай бұрын
Syabonga Mthandeni ukhulume njengendoda 🎉🎉nathi syajabula
@user-gm1bs7nl6f
@user-gm1bs7nl6f 5 ай бұрын
Musu Ku khothi sihlama saba fana wena vaka leli
@oupatshabalala6060
@oupatshabalala6060 5 ай бұрын
😂😂😂ei kuyabhuqa loku ukhozi ludala yah ai ngiyezwa
@thembacebo-zd6gi
@thembacebo-zd6gi 5 ай бұрын
Hhei yaz ngakhumbula. Kunensizwa la eyake yakhipha i album "umqhele nethawula" ubhuti uXolani Mcineka wamkhandela iPlatinum 😂😂😂 cela ke ningibuzele kuye ubhuti wakwaMcineka ukuthi iphi iplatinum ye "Paris"? Itholakala kanjan kanti le eyakhe iplatinum????
@thobanidlomo1072
@thobanidlomo1072 5 ай бұрын
Cha lona uKhozi lwabafazi olwabonwa uSgwebo ai seluyabheda futhi isthunzi salo bayasilimaza. Ngkhala kakhulu ngabasakazi abahlulwa yisiZulu nje kqala noma kunezihambeli/izikhulu ezithile kugcine ksebenza amagama eslungu kakhulu engathi asinawo awethu amagama achaza leyo nkulumo. Nezinqumo ke zabo ngokwehlukana ikakhulukazi kulo mculo wethu
@user-ms2bu6hi2v
@user-ms2bu6hi2v 5 ай бұрын
Duyaza❤❤🙌
@celimpilomajola2024
@celimpilomajola2024 5 ай бұрын
Siyabonga kakhulu Duyaza mfwethu
@ntombimanzini7010
@ntombimanzini7010 5 ай бұрын
Wakhuluma kahle duyaza👏🥰
@buyisileshabalala2533
@buyisileshabalala2533 5 ай бұрын
Isizotha anaso Mthandeniiiiii❣️❣️❣️❣️❣️
@princemthembu1995
@princemthembu1995 5 ай бұрын
Mthonga
@MagayeFT
@MagayeFT 5 ай бұрын
Nazoke
@GuguMaduma-uu7py
@GuguMaduma-uu7py 5 ай бұрын
UDuyaza ukhulume kahle ngb iyona into vele abayenzayo yoku cekel abanye abantu phansi
@FanyanaMnambu-xl7ie
@FanyanaMnambu-xl7ie 5 ай бұрын
Akave ezincoma lo mthandeni yhoo!!!! Ngathi angake alinde anconywe ngabantu
@ntombimanzini7010
@ntombimanzini7010 5 ай бұрын
awuuuu nimncome nina? Uzombona izinhlamba ezizomlandela,ngoba nikhohlakele😏
@FanyanaMnambu-xl7ie
@FanyanaMnambu-xl7ie 5 ай бұрын
@@ntombimanzini7010 weeeh aike😁😁😁
@thembacebo-zd6gi
@thembacebo-zd6gi 5 ай бұрын
Hau anconye uban bafo, awusho nje wena ulinden ungamncomi?? 😂😂😂
@lindanipride3983
@lindanipride3983 5 ай бұрын
Umona ifa lezinjan
@user-bd1of8ms3s
@user-bd1of8ms3s 5 ай бұрын
Up Mthonga ❤
@MbongeniNkumane-rg5lw
@MbongeniNkumane-rg5lw 5 ай бұрын
Power❤
@user-us5dx6kq6n
@user-us5dx6kq6n 5 ай бұрын
King 👑
@samukelopretty8523
@samukelopretty8523 5 ай бұрын
Boss SK ayi ngiyavum mina up ma red nation
@mfundomhlaba4015
@mfundomhlaba4015 5 ай бұрын
Abantu bahlukahlukene, abayi nganxanye njengamanzi, kukuhle kukubi bakhona abayosala.
@vincentnyembe
@vincentnyembe 5 ай бұрын
Usebenzile mfana Well Done
@DuduzileKhumalo-wc5vv
@DuduzileKhumalo-wc5vv 5 ай бұрын
Uzalo
@siyabongancanana
@siyabongancanana 5 ай бұрын
Ei madoda ubusoka kunabantu bakho sengisho ukucikoza phela
@sakhilekili5399
@sakhilekili5399 5 ай бұрын
cha ukhulumekahle lo mfo
@NathiMathenjwa-st8sh
@NathiMathenjwa-st8sh 5 ай бұрын
ISISU KUMFOKA MANQELE NGATHI ISELE KAZI SIZOBA NGAKANANI ESEGANIWE LOMFANA! INGATHI KE NOKHUZANI BENGALANDELA KE NABO BEKHULUME EYOKUGANWA. MHLAMPE LOKHO KUZOBENZA BEYEKE LENTO YOKUPIKLA BEZINSIZWA.
@businzama6939
@businzama6939 5 ай бұрын
🤣🤣🤣🤣🤣🤣kodwa nina 😂😂😂
@thembacebo-zd6gi
@thembacebo-zd6gi 5 ай бұрын
Cha umfoka Mathenjwa mina ngibona sengathi ukuncofana kuhle ngoba bazinsizwa bengakuyeki, ned into engalunganga ile yokukhuluma indaba zemizi yabantu, akukho rite uma nizinsizwa bese nikhuluma ngama personal matters wemizi yabantu engathi ningabafazi, ngyabonga Mzansi.
@NathiMathenjwa-st8sh
@NathiMathenjwa-st8sh 5 ай бұрын
@thembacebo-zd6gi Eyokuganwa ibaluleke okwedlula yonke into ngoba ukukhula kwensizwa ngokuphelele kusekuganweni yingakho uma usuganiwe uye uphume esithebeni sabafana uze kwesamadoda noma ngabe una 20 years ngoba usuke usukhombise ubudoda ngezenzo zakho fut nendlela yokuziphatha uyayicophelela ngoba kusuke sekunomuntu ongafuni ukuphoxeka phambi kwakhe nokubonisayo. Fut uma nizinsizwa kdw ningayixoxi eyokuganwa nilibala istokofela sotshwala kubi lokho futhi eyokuganwa akusiyo eyomuzi womuntu ingeyaleyo nsizwa okusuke kukhulunywa nayo kdw uma usuyitshela ukut ayilale kanjani nomkayo usuke usungena ezemizi yabantu ke lapho ngoba umuzi wakhiwa indoda nomfazi. Ukucofana kwakukuhle fut weCebo ngesikhathi izinsizwa zisabazi fut zibuhlonipha ubunsizwa. Thina asikaze singcwabe umuntu egameni lobunsizwa or sidubule ezinye izinsizwa egameni lobu nsizwa. Manje ke ngeke singayikhuzi into egcina ihlukanisa izinsizwa phakathi. Nawe Themba uma ungakaganwa ukuze uzokwazi ukubheka izwe ngelinye iso fut ulishumayele lelovangeli ezinsizweni ophila nazo ngoba isizwe syafa uma izinsizwa zizala zizalela emizini yamanye amadoda, insizwa ayimiswe ngamandla ayiii ngoba isikhohliwe. Laba abafana asikhulumi nabo ngoba sibazonda yikho nje ngishaye kubo bobabili ingoba sizama ukukhwezela ibhodwe elenyelayo singabanewabo. Nakudala imizi yayakha ngakho lokho inqwele ayikhandwa iminqolo okanye amavaka, inqwele ikhandwa zinqwele. Ubunsizwa nokweshela, nokuhlonipha nokuzihlonipha sakufunda kubanewethu nathi siyokudlulisela kubanawa abeza emvakwethu. Ngibonga ukukhuluma kwakho ngenhlonipho nkunzi kuyakhombisa ukut uyokhula ube yisikhuni esiyozala amalahle ayiii umlotha.
@SiboneloFani-fr9yz
@SiboneloFani-fr9yz 5 ай бұрын
Iqhawe lethu
@buyiengcobo9
@buyiengcobo9 5 ай бұрын
Ngeke achonywe o Khozini engahlukanisanga unyaka💙💙💙💙💙💙💙💙💙🤣
@user-bd1of8ms3s
@user-bd1of8ms3s 5 ай бұрын
Angavjonywa due to I record alenzile njengayipho ingoma kamaskandi esike yenza i multi platinum and eyesi 4 iyeza njengayiphi ingoma eyenza 16m viewers in 7 months I record le eyenziwe uMthandeni
@MlungisiShandu
@MlungisiShandu 5 ай бұрын
@@user-bd1of8ms3s futhi elingakaze lube khona
@ntombimanzini7010
@ntombimanzini7010 5 ай бұрын
Phela umthandeni akagwazi,anoke niyeke umona
@thokozanemthimkhulu
@thokozanemthimkhulu 5 ай бұрын
Ngyavuma akasoze awine ngoba , impendulo ithi ngoba akagwazi
@MlungisiShandu
@MlungisiShandu 5 ай бұрын
akunandondo ukuhlukanisa unyaka bakwethu
@user-bc9wr2nb3v
@user-bc9wr2nb3v 5 ай бұрын
Chá uyadelela mthandeni hawu uthi kuphi she😂😂😂
@luckymabaso2432
@luckymabaso2432 5 ай бұрын
Ludala 😅😅😅ukhozi
@HlangananiHlela-bu3hw
@HlangananiHlela-bu3hw 5 ай бұрын
Sisangene lesqomqom sikhulumudotinje
@user-tu8wh5fi9u
@user-tu8wh5fi9u 5 ай бұрын
Makubuhlungu nxese
@ntombimanzini7010
@ntombimanzini7010 5 ай бұрын
Chest pain 😏😂😂😂😂
@thembacebo-zd6gi
@thembacebo-zd6gi 5 ай бұрын
Halo bhuti Hlanganani, 😂😂😂😂😂nina nizoshona ningagulanga buka 🤞🤞😂😂😂
@khanyisaningubane7409
@khanyisaningubane7409 5 ай бұрын
❤❤❤❤❤
@user-jo6me3nv6f
@user-jo6me3nv6f 5 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂😂 uyabatshena 99
@Mbongeleni-lx6if
@Mbongeleni-lx6if 5 ай бұрын
Fusegi wena nja nje wena watch awuncengi uhlulwa ukucula
@Khulumatv3558
@Khulumatv3558 5 ай бұрын
😅😅😅Hhow mtodalawenzan
@zamothegodfather8392
@zamothegodfather8392 5 ай бұрын
Imbaklamba yenkosi 😂
@ustshulu
@ustshulu 5 ай бұрын
❤❤❤
@sibonelokunene6370
@sibonelokunene6370 5 ай бұрын
kanti yin camera man wagijima nje
@mpumelelombhense5585
@mpumelelombhense5585 5 ай бұрын
Trainning 👎
@bongumusamusa-up7rx
@bongumusamusa-up7rx 5 ай бұрын
😂😂😂😂Oky
@businzama6939
@businzama6939 5 ай бұрын
AKAYE E JIMIN NKOSI YAMI NASI ISISU KUNGATHI ISELE LIZO QHUMA LO MTHANDENI WE PARIS YENU
@ntombimanzini7010
@ntombimanzini7010 5 ай бұрын
Uhlanganaphi nesisu sakhe? Naka eseshende lakho🥴
@thembacebo-zd6gi
@thembacebo-zd6gi 5 ай бұрын
😂😂😂😂 uzosokola nana uma uzoya ngalapho, ngoba zingaka nje iynsizwa ezinemikhaba, aubacele bonke tuu.
@maxwellkhanyile2831
@maxwellkhanyile2831 5 ай бұрын
Onemali yakhe wena sdwedwe vala umlomo awunalutho
@user-rj9sl8md4u
@user-rj9sl8md4u 5 ай бұрын
Usezama ukuzehlisa 🤣🤣
@FanyanaMnambu-xl7ie
@FanyanaMnambu-xl7ie 5 ай бұрын
Aikho enye into ulinganisa u khuzani lo but uyehluleka....ngoba ukhuzan ukuzehlisa uyabonakala into azalwe nayo fut waphinde wayfundisa kubo
@ntombimanzini7010
@ntombimanzini7010 5 ай бұрын
​@@FanyanaMnambu-xl7ieulingamisela ukhuzani mayenzani? Kwahle ukukhuluma umsangano
@FanyanaMnambu-xl7ie
@FanyanaMnambu-xl7ie 5 ай бұрын
@@ntombimanzini7010 ulaka ngolwani kuwe kant? Hayi anozfundisa ukthetha kahle
@thembacebo-zd6gi
@thembacebo-zd6gi 5 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂😂bathi ulinganisa ubani, 😂😂
@OpherenceKelly-nw1eu
@OpherenceKelly-nw1eu 5 ай бұрын
Iqiniso lithi uparis uye bekufanele ewuhlukanise unyaka nonembeza wenu uyatsho lento kaKhuba ayikho
@gmccollen1227
@gmccollen1227 5 ай бұрын
Nalonkho sikuva ngawe. Kodzwa ngokwama voti unkhuzani owahlukanisa unyaka FINISH ND KLARI
@user-be5pd8dq3p
@user-be5pd8dq3p 5 ай бұрын
Beliyozingcengela udoti kabi lento
@ntombimanzini7010
@ntombimanzini7010 5 ай бұрын
Futseg msunu nenhliziyo yomthakathi😏
@maxwellkhanyile2831
@maxwellkhanyile2831 5 ай бұрын
Eyozincengela uthuvi yini ave nidakwa
@siyabongangubeni9042
@siyabongangubeni9042 5 ай бұрын
U khamela man ubhizi usi shuthela ama blukwe omThandeni nezinqa zalabosisi
@user-by5tf1ju3z
@user-by5tf1ju3z 5 ай бұрын
Haybo bekuqala yin Ukuth nkungene ingoma ka maskandi ay syabheda iskhova ngengoma nje eyodwa nayo asizwa uLwah
@user-bd1of8ms3s
@user-bd1of8ms3s 5 ай бұрын
Point of correction lengoma ekaMthandeni Lwah was featured like Luve and Sphe secondly it's the first Maskandi song to have multi platinum and it's the first song to reach 16 million viewers and it's will reach 20m within a year so this Mthandeni song has made a huge difference and new record
@pottersngwadla1195
@pottersngwadla1195 5 ай бұрын
​@@user-bd1of8ms3s Ay mfwe2 umuntu akalungiswa uma ezbhedisa ngamabomu elazi iqiniso. Lomuntu uzphambanisa neqiniso nje akazenzi uneslonda enhlizyweni esdalwa ukwenza kahle kweSkgova, manje usefuna noma yini engamduduza kuze kwehle imnjunju esenhliziyweni. Manje ukukhuluma kabi ngeSkhova nokuzkhohlisa ikona okumduduzayo
@FanyanaMnambu-xl7ie
@FanyanaMnambu-xl7ie 5 ай бұрын
@@pottersngwadla1195waze wayibeka kahle mfwethu...lomntu uhlala elwa yedwa but ezxelela ukb ulwa no khuzani
@user-yn2fv7tz6h
@user-yn2fv7tz6h 5 ай бұрын
L
@maxwellkhanyile2831
@maxwellkhanyile2831 5 ай бұрын
Waze walikhuluma ididi
@user-be5pd8dq3p
@user-be5pd8dq3p 5 ай бұрын
Mmxm yini lento
@ntombimanzini7010
@ntombimanzini7010 5 ай бұрын
amasende akho😏
@maxwellkhanyile2831
@maxwellkhanyile2831 5 ай бұрын
Unyoko
@Skhobaner
@Skhobaner 5 ай бұрын
​@@ntombimanzini7010😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@Skhobaner
@Skhobaner 5 ай бұрын
​@@maxwellkhanyile2831😂😂😂😂😂😂😂😂😂
uking bhaka Nzama uveza the dark secret of Mboro and Julias Malema
23:42
Bend The Impossible Bar Win $1,000
00:57
Stokes Twins
Рет қаралды 41 МЛН
Matching Picture Challenge with Alfredo Larin's family! 👍
00:37
BigSchool
Рет қаралды 52 МЛН
Blue Food VS Red Food Emoji Mukbang
00:33
MOOMOO STUDIO [무무 스튜디오]
Рет қаралды 33 МЛН
Magic or …? 😱 reveal video on profile 🫢
00:14
Andrey Grechka
Рет қаралды 55 МЛН
Wayewehola R8000 esebenza ezindlini ngo 2005
47:18
Zanele Mbokazi TV
Рет қаралды 98 М.
Ukhozi FM TV: Dudu 'Lady D' Khoza
35:44
Ukhozi FM TV
Рет қаралды 80 М.
uBobo uveze izimanga ngo Khuzani noMcineka, Ekhuluma nabezindaba
38:43
WHY MINA??  EPISODE 15// AKATHANDI LUTHO OKHOKHE INHLAWULO ENGENACALA
50:11
Ukhozi FM TV: Ezaselawini no Dkt Nomcebo Mthembu🔞
31:29
Ukhozi FM TV
Рет қаралды 15 М.
Bend The Impossible Bar Win $1,000
00:57
Stokes Twins
Рет қаралды 41 МЛН