Part 2 | Ngabona amadimoni egcwele etanasa kumalokishi | Thembelani Ndlangamandla.

  Рет қаралды 36,090

Quarter To Media

Quarter To Media

Күн бұрын

Пікірлер: 252
@khomotsophokanoka8533
@khomotsophokanoka8533 Ай бұрын
If we ignore this warnings 😢 that are coming left right and centre our punishment will be severe 😢
@NonhlanhlaThabede
@NonhlanhlaThabede 2 ай бұрын
It's true buti , Mina ngawabona amadimoni sisenkonzweni sasino 3 days weynkonzo sizolala from Friday to Sunday . Echanasa ebsuku silele bengawaboni abanye , ngangith khona okungahambi kahle Kimi till God told me that Indlela esiphila ngayo yiyo eyenza amadimoni echachaze phakathi kwethu asizingcwelisi , siyakhuluma kakhulu, sinezindaba . Ngafunda ukuth uNkulunkulu kamfuni umuntu ogcwele izindaba nenxokozelo
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
@@NonhlanhlaThabede Amen to your testimony, to God be the glory 🙌🏾🙌🏾🙌🏾
@elihledlezi8464
@elihledlezi8464 Ай бұрын
Nkosi ngisize ngibuyele kuwe i need you Jesus to use me ...may i find courage and repent ... help me Jesus christ help me to be born again ... i accept you in my life as Lord and savior be with me from today
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
@@elihledlezi8464 Amen and Amen 🙏
@lindiwembatha3219
@lindiwembatha3219 2 ай бұрын
Babusisiwe abanye abantu ngokuboniswa izimfihlo zeZulu,Syabonga mfowethu nathi usivula amehlo ukuthi siphenduke sibuyele kuJehova ,sisindiswe
@MalefuMokoena-ho9vn
@MalefuMokoena-ho9vn Ай бұрын
Brother Enigma said so ukuthi abanye Baya Phila la emhlabeni kodwa base sihokweni Ujesu uya buya I must repent each an every day
@Phumzile-y5g
@Phumzile-y5g 6 күн бұрын
Umamukele uJesu bro. Abe yinkosi nomsindisi. Uhambe ukuphila kwakho kufihliwe kuKristu
@nandimdumbe3963
@nandimdumbe3963 2 ай бұрын
May we all REPENT and live a HOLY life..
@MansionP-wz3wn
@MansionP-wz3wn Ай бұрын
I was taught Under Pastor Benny Mzongwane every day till his last teaching day. . This is the time we spread the gospel. Masihlanganeni simeleni Izulu.
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
@@MansionP-wz3wn I didn’t see this comment till now, Pastor Benny Mzongwana was my Pastor, Teacher and Apostle of Jesus Christ, kumele nakanjani ngikwazi.
@MansionP-wz3wn
@MansionP-wz3wn Ай бұрын
@@quartertomedia6411 you looked familiar to me 1st time I saw you. Kodwa umoya wami uyakwazi
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
@@MansionP-wz3wn Amen 🙏🏼
@Nomandlajezile
@Nomandlajezile 2 ай бұрын
I believe you Thembelani because mna It was June 2016 ndeva the voices ezindlebeni zam zithi I must forgive I am born again
@MlungisiNzuza-f2l
@MlungisiNzuza-f2l 2 ай бұрын
Sisi plz share your story....what happened, eish this thing is real, hel is real, Jesus is coming back soon
@thandazilegina8064
@thandazilegina8064 2 ай бұрын
​@@MlungisiNzuza-f2lq
@nandimdumbe3963
@nandimdumbe3963 2 ай бұрын
Yoh FORGIVENESS...Those are Jesus first words on the cross..
@Nomandlajezile
@Nomandlajezile 2 ай бұрын
​@MlungisiNzuza-f2l my brother God is real hence I believe these testimony because I know.I think God is reveale Himself so that we can make good choices in life!
@Nomandlajezile
@Nomandlajezile 2 ай бұрын
Mina nga sindiswa 2011 I was 18 but 2016 God teaches me that I must forgive maybe ke I was not aware that Mina angixoleli...But now I know and I can forgive Uma un YESU HE teaches you His ways
@RachelMakhathini
@RachelMakhathini 2 ай бұрын
Siyabonga bazalwane ngalobufakazi ngempela umfowethu uqinisile. Ukushaywa Nami ngiyakwazi, nngivele ngakhala ngoba ngangithi iphupho nje. Kanti iqiniso Amen bazalwane siyabonga kakhulu kuningi engikufundile, sengizoqaphela kakhulu indlela yami yokukholwa ubaba uNkulunkulu. Siyawucela u part 3. Amen.
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@RachelMakhathini Amen mzalwane ngokuqinisa lobufakazi and part 3 ngomusa uyeza 👏🏻
@duduzilemlotshwa9282
@duduzilemlotshwa9282 Ай бұрын
Siyavuseleleka kakhulu nekumazini kabanzi uNkulunkulu🙏Ngike ngalahleka kakhulu kusukela ngo 2005 ngingasayi enkonzweni kodwa ngimbonga uJehova ngokungisindisa kuzo zonke izinto ebezingangehlela noma ngife ngilahlekile.Kodwa ngomusa wakhe ngikwazile ukubuyela enkonzweni ngePhasika lika 2024.Ngiyabhabhathizwa ngeSabatha bazalwane 🙏Ngiyakhuleka ukuthi leli thuba lesibili ngimphilele kahle uMsindisi wempilo yami.
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
@@duduzilemlotshwa9282 Amen 🙏🏼
@NoziceloJingxeni
@NoziceloJingxeni Ай бұрын
Siyabonga mntakwethu, kunjalo nyani lento uyitshoyo, kaloku umntu osindisiwe ukhe aboniswe izulu kwi vision uzibone use zulwini ibengathi uyabhabha uyenyuka, nyani indumiso zaphaya zohlukile and badumisa ngendlela eyohlukileyo kunathi apha emhlabeni sitsho ngenye nje indlela and xa zisotsho ezangoma zaphaya a ubakwenye imeko, Uziva u phila kumoya🙌🙌🙌🙏
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
@@NoziceloJingxeni Amen 🙏🏼 thank you for sharing this.
@NokuthulaGasa-d5c
@NokuthulaGasa-d5c 2 ай бұрын
Amen Nceku sicela uNkulunkulu asilungise ngoba siyahluleka endlelen😭😭🙏
@NtombizodwaZodwa-nr6il
@NtombizodwaZodwa-nr6il 2 ай бұрын
Ngiyabonga itestimony yakho thembelani, kumele impela silungiseni izindlela zethu ziqonde sibengcwele ngoba uNkulunkulu ungcwele ♥️
@MollyMbele
@MollyMbele Ай бұрын
Wethembekile Jehovah siyabonga butt Thembelani ngoba nathi esaduka ekukhonzeni iNkosi uJesu, I repent and going back to my Savior Jesus Christ
@RoseLindiwe
@RoseLindiwe 2 ай бұрын
I also believe Jesus Christ is real in 2016 he appeared to me as well we were worshiping in Church i wanted to see his face but the glory was too much he showed me his hands, beautiful hands ive never seen.Then last year again he appeared i saw him on the cross this time i only saw him from his waist down to his feet.I was given a message about his body on the cross.My first encounter with him he gave Isaiah 61 v1to 3.Shalom
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@RoseLindiwe Hallelujah my sister, such a powerful testimony. I wish we can record it and spread the message about Jesus Christ, if you want to 😊
@RoseLindiwe
@RoseLindiwe 2 ай бұрын
Unfortunately my brother I won't be able to come I'm busy preparing for a long journey by the grace of God. But I can assure you that I'm using every single opportunity I have to tell people about it.Shalom
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@RoseLindiwe Keep doing the good work and stay blessed 🙏
@RoseLindiwe
@RoseLindiwe 2 ай бұрын
@@quartertomedia6411 🙏
@NokukhanyaZikhali-gv9zx
@NokukhanyaZikhali-gv9zx Ай бұрын
Glory to God liyaphil igama likajesu nami ngikholwa kakhulu
@TholakeleMokwana
@TholakeleMokwana 2 ай бұрын
Amen Nceku siyambonga uJesu ngawe ngiyakholwa ukuthi uNkulunkulu usebenzile ngempiloyakho ukuthi uzoxwayisa abantu emhlabeni ngesihogo.sikhona izwilenkosi lithi munye umlamuleli phakathi komuntunoNkulunkulu uJesu krestu wase Nazareth
@joycemthethwa7611
@joycemthethwa7611 2 ай бұрын
Powerful Thembelani UNkulunkulu abenawe uhlale kuye noma yiphi challenge obhekana nayo uphikelele God is with you
@bhekekezakhesylvestermbong8562
@bhekekezakhesylvestermbong8562 2 ай бұрын
Akabongwe uNkulunkulu uyise weNkosi yethu uJesu kristu, owabuye wasizala kabusha, ngesihawu sakhe esikhulu kakhulu, ukuze sibenethemba eliphileyo ngokuvusa uJesu kristu kwabafileyo. sibe nefa elingenasisihla, nelingabuniyo, elingcwele eniligcinelwe ngesikhathi sokugcina Wow gospel is a revelation syabonga kuNkulunkulu ngokuskhumbuza esilethele ubufakazi obungaka akabulethe ngalensizwa 🙏🙏🙏🙏🙏🙏
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@bhekekezakhesylvestermbong8562 hallelujah 🙌🙌🙌
@faithngema6785
@faithngema6785 Күн бұрын
Glory to the highest, He is good , he is love
@NonkululekoNonkululekoSikhakha
@NonkululekoNonkululekoSikhakha 2 ай бұрын
Mina Bhuti ngiyakholelwa kulento oyishoyo yini engakuphoqa uqambe amanga ngento ezosisindisa ekufeni uThixo aqhubeke akunike Amanda okuqhubeka usitshele izexwayiso zokungakholwa ukuthi sophelelaphi Uma singaphenduki God Bless u🙌
@siphamandlacailtin
@siphamandlacailtin 2 ай бұрын
Glory to Jesus madoda kaThixo and allow me to take this wonderful opportunity sibonge nge second session with God's servant nge testimony yakhe siyakhunjuzwa ngoMbuso kaNkulunkulu sivuke ebuthongweni siHlome izikhali zikaMoya as a Body of Christ!🙏
@NonhlanhlaNzuza-o1w
@NonhlanhlaNzuza-o1w Ай бұрын
Mbonge uJehova Mphefumlo Wami Nakhona konke okukimi akulibonge igama lakhe Jehova wena okhuluma umphefumulo wami ekubhujisweni Shumayela Thembelani abanye bethu bayakudinga 🙏🙏
@nkosingiphilenkosi-mc3ex
@nkosingiphilenkosi-mc3ex 2 ай бұрын
God bless u ukwazi imfihlakalo ka Jehova ethuma wena
@SilindilePreciousGwala
@SilindilePreciousGwala 2 ай бұрын
I repent each and every time if ngilalela your testimony mfundisi 😢
@SyivanokuthuaHadebe
@SyivanokuthuaHadebe 2 ай бұрын
Siyabonga Thembelani bunamandla ubufakazi bakho kuvusa Nathi ukuthi khona sikholwa masibe neqiniso phambi kukaNkulunkulu senze ngedlela enokwethembeka kuTixo
@NomkhosiAmandaNdlovu
@NomkhosiAmandaNdlovu 2 ай бұрын
Bhuti Thembelani your testimony is so powerful 😢
@BongiMnqondo
@BongiMnqondo 2 ай бұрын
Siyabonga mfundisi ngobufakazi obuhle futhi obumnandi kanje
@ClaraBauti
@ClaraBauti 20 күн бұрын
Thankyou Thembelani about your testimony it makes us to correct our mistakes and to fear God in our lives
@unathiswartz1894
@unathiswartz1894 2 ай бұрын
Hello sir sicelu Thembelani part 3 hle. We love Thembelani please😂
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@unathiswartz1894 part 3 Loading …
@XolohLwamaShenge
@XolohLwamaShenge Ай бұрын
Please part 3 Please
@XolohLwamaShenge
@XolohLwamaShenge Ай бұрын
​@@quartertomedia6411Please still waiting part 3
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
@@XolohLwamaShenge coming tomorrow 16 September 😊
@NKRADIANTBEAUTYESTHATICSTUDIO
@NKRADIANTBEAUTYESTHATICSTUDIO 2 ай бұрын
Im 🙌 blessed to come across this 🙏🏽
@princesszililo4522
@princesszililo4522 2 ай бұрын
That's true
@SphaThango
@SphaThango 2 ай бұрын
Who's listening right now?😇😇🙈
@paulinahpuleng921
@paulinahpuleng921 2 ай бұрын
Thank you so much brother because you have realized the powerful massages of God I have learn a lot. I think one day my two daughters can see the power of God. They don't respect us as parents, my last born ask me to pay her studies but 2 months she chose a boyfriend over her studies, she had kids but she don't care. Maybe I'm a bad parent all I need is prayers 😭😭💔
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@paulinahpuleng921 You not a bad parent mzalwane and I am so sorry to hear that your kids are giving you hard times. Keep loving them and pray for them and we will assist in prayer, I trust God will change their hearts 🙏
@fjhkerwoiero00
@fjhkerwoiero00 Ай бұрын
Keep on praying for them, for all your life! Imikhuleko yolungileyo ayiboli! When you get strength, have one-day water-fast, pray for them, and declare that you want them to be in the Lord!
@zanelezwane4004
@zanelezwane4004 2 ай бұрын
Syambonga kakhulu UJESU ngoBaba Mfundisi Ndlangamandla🙌😭,,nami ngixwayile ngale ye Magic ,,nami iyangihlupha leyonto
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@zanelezwane4004 Amen 🙏🏼
@NcumisaMbanga
@NcumisaMbanga 2 ай бұрын
Amen mna Thembelani ndiyakukholwa ukuba ubukuye uThixo siyabonga ngo bungqina next time xa ebuza uThixo ukuba ucela ntoni kuye cela ubulumko nokuhlala kuye 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙏🙏🙏🙏
@nokulungangubane5509
@nokulungangubane5509 2 ай бұрын
Syambonga kakhulu uNkulunkulu ngalobubufakazi
@NellyMbambo-y1f
@NellyMbambo-y1f 2 ай бұрын
Amen bhut Siyabonga ngiyathandaza inkosi isishintshele bantu beslisa
@fjhkerwoiero00
@fjhkerwoiero00 Ай бұрын
What about abantu besifazane? Abagcwele ema Tavern nasezonweni nabo?
@PhilisiweTembe-m3g
@PhilisiweTembe-m3g 2 ай бұрын
Syabonga bhutiza ngokusipha ulwazi kuningi engikufundile 🙏🙏
@AbegailDamane
@AbegailDamane 2 ай бұрын
Yiqiniso lithatheni futhi luthando lukaBaba likhulunywa ngesiZulu ukuze kungabikho ukuziphendulela othi akazi akezwanga I repent Lord forgive me
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@AbegailDamane hallelujah 🙌🏾 Ngempela lobufakazi buxoxwa ngolimi lwethu akekho oyothi akezwanga.
@HayiseMasondo
@HayiseMasondo Ай бұрын
Hhay onezindlebe uzwile,mina ngishaywa uvalo
@HappyLindaMasondo
@HappyLindaMasondo Ай бұрын
Yey indlela eya eZulwini inzima bakith miningi esingakwaz unkuluñkulu angahimbàsini nakho nkos uze ukhumbule ube nami 🙌🙏
@fjhkerwoiero00
@fjhkerwoiero00 Ай бұрын
& you are still writing the names of the Sovereign King & GOD of all Creation in small caps ( ngamagama amancane) where is the fear of the Lord sisi! Uyasho umfowethu lapha ukuthi bekathatha iNkosi for granted & you are doing it in the same testimony platform! Where is the fear of God who is the Consuming Fire?
@NtombekayaMazitshana
@NtombekayaMazitshana 2 ай бұрын
Siyabonga kakhulu ngobufakazi siyambonga. Unkulunkulu ngawe amen
@ThobileShabangu-j8m
@ThobileShabangu-j8m 2 ай бұрын
Siyabonga sengathi u Jehova engasembulela Sazi ukubaluleka kwemfihlakalo yeZulu Baba Siyabonga
@fjhkerwoiero00
@fjhkerwoiero00 Ай бұрын
All that we need to know about sin, Jesus Christ, salvation, judgment & eternal Life or Death is in the Bible! But humanity has rejected the Bible and followed their own gods & lusts!
@VuyisileFortunateZibani
@VuyisileFortunateZibani Ай бұрын
Awuuuu JESU sisize sense kahle syabonga nceku yenkosi ukuzosiqwashisa amen
@molememamello
@molememamello 2 ай бұрын
Thank you ntate we are really lucky to give us are testimonial so we can change to follow Jesus Christ Kwa ngempela 🙏🙌
@ntsikelelophambaniso5926
@ntsikelelophambaniso5926 2 ай бұрын
Thank you to bring a part 2 of this powerful testimony 🙌
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@ntsikelelophambaniso5926 Amen 🙏🏼
@MandlaJoquim
@MandlaJoquim 2 ай бұрын
Thanks thembelane for your testimony 🙏🙏🙏God is love ❤
@Gwanesimelane-dc1xm
@Gwanesimelane-dc1xm 2 ай бұрын
May God give us the strength to full repentance
@duduskosana8421
@duduskosana8421 Ай бұрын
Since last weekend ngilalele lamavideo ngiphinde futhi ngalalela today. Nkosi Jesu sisindise lomhlaba awukho lula. Intando yakho Jehova mayenziwe emhlabeni njengaseZulwini.
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
@@duduskosana8421 Amen thank you for listening again and again, ngiyathemba futhi uyasizakala.
@khanyicele3688
@khanyicele3688 2 ай бұрын
Thank you for sharing your testimony my brother 🙏
@NokukhanyaMthethwa-k5l
@NokukhanyaMthethwa-k5l 29 күн бұрын
Imisebenzi kajehova iyabonakala ngempela ngiyamfakazela
@NocycThandeka-ib3yc
@NocycThandeka-ib3yc 2 ай бұрын
That's a good testimony 🙏🏽 🙌 siyabonga
@thembelihlehlongwa3535
@thembelihlehlongwa3535 2 ай бұрын
Hey I I can't stop listening tjoò
@TsakaniWankuna
@TsakaniWankuna Ай бұрын
We thank God abt your testimony Man of God 🙏🙏🙏 May God bless you and have Mercy upon us I don't want to go to hell 😭😭😭
@ThokoTaala-ek9ff
@ThokoTaala-ek9ff 2 ай бұрын
God help me to know ur will n hear ur voice
@sifisosibandze1220
@sifisosibandze1220 2 ай бұрын
So that men Will be without excuse. So much is going in the spiritual realm which the unregenerate men is oblivious of . We thank the Lord Jesus for extending his loving hand of Grace every day to save lost mankind. The onus is now on us to recieve His Grace or not . ❤
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@sifisosibandze1220 Amen 🙏🏼
@NobuhleZulu-cc2fd
@NobuhleZulu-cc2fd Ай бұрын
Siyabonga bhuti ubufakazi bakho ube nenhlanhla uNkulunkulu ukuthandile
@nothandomamba3668
@nothandomamba3668 Ай бұрын
I love the host his so down to earth
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
@@nothandomamba3668 Thank you 🙏🏼
@tholakelendala7587
@tholakelendala7587 2 ай бұрын
Yaaah eNkosi aziqondakali yingakho nje edidekile umuntu kaNkulunkulu siyabonga uyasinakekela uYahuah
@ClaraBauti
@ClaraBauti 20 күн бұрын
Thankyou verymuch for your testimony Amen
@zinhlemndebele740
@zinhlemndebele740 Ай бұрын
I'm listening and even connected with a speaker I want hear loud and clear
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
@@zinhlemndebele740 wow, amen 🙏🏼
@Bekelanimsic-bv5bc
@Bekelanimsic-bv5bc 25 күн бұрын
Hai siyakuzwa shuwa bhudi wami Kodwa ngiyazibuza ukuthi pho izincwadi lezi esizaziyo ezulwini abazazi ngathi zilomehluko yonale ethi izolo zizohlanjwa mfowethu pho ithini ezulwini
@KhulekaniNxumalo-q5l
@KhulekaniNxumalo-q5l Ай бұрын
Siyambonga uJehova ngani zinceku, anembulele njalo nibuye nisiqwashise
@NtuthukoJwara
@NtuthukoJwara 2 ай бұрын
Syabonga Thembelani mfowethu. Uhlale njalo ezwini nasemthandazweni INkosi emthandayo iyamlaya.
@NomsaMokone
@NomsaMokone 2 ай бұрын
I believe you 💯
@MzwandileNdindwaNdindwa-bd4tx
@MzwandileNdindwaNdindwa-bd4tx 2 ай бұрын
Glory to God , great tesmony ever to listen ,mkhulu nkulunkulu makabongwe Jesu
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@MzwandileNdindwaNdindwa-bd4tx 🙌🏾🙌🏾🙌🏾
@BongiGumbi
@BongiGumbi Ай бұрын
Siyabonga bhuti ngobufakazi sisize Baba sikwazi ukuthethelela kusenzima Kimi 😢
@ThobileVilane-ip4sn
@ThobileVilane-ip4sn 2 ай бұрын
May Almighty God forgive me, and give me heart of forgiveness was rejected by my family ( mom) sometimes I dream that I didn't forgive. And I don't find peace in my heart because of it.. Lord please give me heart of forgiveness 🙏
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@ThobileVilane-ip4sn If your mom is still alive go reconcile with her but if she’s no more, God knows your heart and He will forgive you 🙏🏼
@ThobileVilane-ip4sn
@ThobileVilane-ip4sn 2 ай бұрын
She still alive and do talk to her but I see my spirits talking about her that shows ukuthi my heart is not forgotten about what she did.
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@ThobileVilane-ip4sn May the good God help you heal and completely forgive her in Jesus name 🙏🏼
@ThobileVilane-ip4sn
@ThobileVilane-ip4sn 2 ай бұрын
@@quartertomedia6411 amen and amen
@DeneoNqandini
@DeneoNqandini Ай бұрын
I believe you bhuti Thembelani ngoba a few days ago I had a huge argument with my husband it was so serious that we had to go our separate ways tht night ngithe ngilele ngaphupha Indoda thize isithi njengoba uthi ufuna ukuyitshiya lendoda khetha mina ngoba ungakhetha mina ukhetha ukuphila ngaphaphama
@CynthiaDywili
@CynthiaDywili 2 ай бұрын
Glory to the GREAT I AM.
@HayiseMasondo
@HayiseMasondo Ай бұрын
Siyambonga uNkulunkulu indlela asithanda ngayo uze wathumela izinceku zakhe zizosikhumbuza ukuthi siphenduke ezonweni zethu,onezindlebe uzwile
@JonathanNomgxada
@JonathanNomgxada 2 ай бұрын
Nkosibongwe 🙌
@MansionP-wz3wn
@MansionP-wz3wn Ай бұрын
I am compelled to write and produce this movie. Who is willing to support the making of such a film. We can try and many people will be saved. Hollywood has blinded the eyes of many.
@selloanemkhwanazi9814
@selloanemkhwanazi9814 Ай бұрын
Go ahead Sir
@MansionP-wz3wn
@MansionP-wz3wn Ай бұрын
@@selloanemkhwanazi9814 i I have already begun. The overwhelming power of the Holy Ghost and the troubles and pains I've experienced since starting. It's inexplicable.
@khosiethabekhulu3497
@khosiethabekhulu3497 Ай бұрын
Bamoshile labo. I will support u. Cela crowd funding. The movie Sound of Freedom used that approach
@MansionP-wz3wn
@MansionP-wz3wn Ай бұрын
@@khosiethabekhulu3497 we have already begun
@tumimakhananesa5810
@tumimakhananesa5810 2 ай бұрын
I believe you Brother Thembelani
@carolinenofuya-yw8km
@carolinenofuya-yw8km Ай бұрын
Mayibongwe iNkosi uJesu amen
@NOMBUSOSMAKE
@NOMBUSOSMAKE Ай бұрын
Siyabonga bhuti kuningi lokwembulekile kimi
@stevennyoni476
@stevennyoni476 2 ай бұрын
Amen hallelujah
@hlengiwezondi405
@hlengiwezondi405 2 ай бұрын
Waiting for part 3 baze banamandla ubufakazi
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
@@hlengiwezondi405 Part 3 coming soon
@LindinkosiFaku
@LindinkosiFaku 2 ай бұрын
Ndiyakukholwa mna nceku and ndiyavuya ngobungqina bakho 😃🙏
@annahsontobanda
@annahsontobanda 2 ай бұрын
Pastor Thembelani ukhulume ngokuthi wa thunywa ku Sonto..ube uthini umlayezo
@NqobileMahlangu-r8j
@NqobileMahlangu-r8j Ай бұрын
Amen p 3
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 Ай бұрын
@@NqobileMahlangu-r8j loading…
@noziphiwongejane9902
@noziphiwongejane9902 2 ай бұрын
Siyabonga kakhulu Babu UShabalala
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@noziphiwongejane9902 Shabangu not Shabalala, but anyway you welcome 🤗
@noziphiwongejane9902
@noziphiwongejane9902 2 ай бұрын
@@quartertomedia6411 uxolo Tata
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@noziphiwongejane9902 no problem at all 🥰
@yolisamrso9827
@yolisamrso9827 2 ай бұрын
Enkosi kakhulu mzalwane ngale testimony
@nandiphanonkwelo9732
@nandiphanonkwelo9732 2 ай бұрын
Part 3 Please.
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@nandiphanonkwelo9732 Loading … 😊
@petmdluli678
@petmdluli678 2 ай бұрын
Umuntu okholwa uJesu udlulile ekufeni wangena ekuphileni.
@FebbyDube-vt4fo
@FebbyDube-vt4fo Ай бұрын
UJESU KRISTU UYINKOSI
@giftxolani7444
@giftxolani7444 2 ай бұрын
Thank you Lord Jesus
@hlengiwemkhabela2665
@hlengiwemkhabela2665 2 ай бұрын
Yankulu ndaba baze babuhle ubufakazi. Siyabonga Nkulunkulu, Jesu, Moyo Ngcwele
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@hlengiwemkhabela2665 Hallelujah 🙌🏾
@sabelohdube1195
@sabelohdube1195 2 ай бұрын
PART 3🙏🏻🙏🏻🙏🏻🙏🏻🙏🏻
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@sabelohdube1195 Loading… 😊
@princesszililo4522
@princesszililo4522 2 ай бұрын
Kumele abhale incwadi umfundisi uDhlangamandla nami nginencwadi yobufakazi obunjena babhalwa ngowesifazane wase America owasiwa esihogweni nase Zulwini bengingacabangi ukuthi ngengezwa umuntu uhambe loluhambo engalifunda kulencwadi. Ngishaywa uvalo kubhakuza inhliziyo kumanje .
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@princesszililo4522 wow hallelujah 🙌 I'll advise him abhale incwadi
@princesszililo4522
@princesszililo4522 2 ай бұрын
@@quartertomedia6411 ngicela ozomsiza abhale konke angashiyi lutho ngizwa kahle makethi akasakhumbuli emqondweni wakhe ukuthi kwamthatha amalanga amangaphi ebuka lezozinto. Nalomama wayethi ilanga lapha lalifana neminyaka kodwa yena uthi wahamba 2 weeks eboniswa zonke lezozinto. Oh my God.
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@princesszililo4522 Kulungile will do so. Yazi uvele ne idea enhle kakhulu and I hope naye uzoyijabulela.
@DavidFiglan
@DavidFiglan 2 ай бұрын
Amen Nami ngishaywa uvalo Siyabonga ukusivula amehlo 🙏🙏🙏
@EdnaManana
@EdnaManana Ай бұрын
Rea leboha mohlanka waa modimo the king dom of God should be taken bye Force fom the day of John the Baptist ❤
@MndunduYvonne
@MndunduYvonne 19 күн бұрын
Kahle kahle uthixo akakufuni ukuncola ...ngiyafisa ukuguquka nami ngiyeke okomhlaba ngoba akusizi ngalutho😢
@SaneleMajola-xz6qp
@SaneleMajola-xz6qp 2 ай бұрын
I believe that
@JimmyPutin-u5k
@JimmyPutin-u5k 22 күн бұрын
Hayi nam ndizothi ndibuya ezulwin ngok
@ThokakeleMajola
@ThokakeleMajola 2 ай бұрын
Kulungile mfowethu kulaba abakuphikisayo bayozibonela wena batshele konke okuthunyiwe mina ngiyabonga ukusipha ulwazi konke kuyiqiniso phambili nobufakazi
@morrismdu9690
@morrismdu9690 2 ай бұрын
Part 3 please🙏
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@morrismdu9690 Loading …
@NOMBUSOSMAKE
@NOMBUSOSMAKE Ай бұрын
Kutsi bazalwane lengoma ya Davide yena ehlane wakutfola vele ngoba wabulala lebhele wabulala nengonyama tsine kute liyalingisa njena bekufanele bamthulise ngoba abengakasindziswa Happy Simelane Swaziland
@NomawisileMthembu
@NomawisileMthembu Ай бұрын
Amen Nceku ngibonga ukungena kule channel iyangakha sengibuke kabili nje kodwa ngi Addicted ngale show khona la ingivula khona amehlo
@SkitPete
@SkitPete 2 ай бұрын
Ngiwmuntu oluhambile loluhambo, ngiyafakaza ngeqiniso leNceku...ay khona indumiso yakhona....hhai, uthi ungena nje....inhliziyo iziculela Yona...noma kukhulunywa-kukhulunywa ngokuhlabelela. Amen Nceku, kuningi bethi ngyahlanya ngibatshela the exact same stories...akubusise uYise, onothando nokulungiswa, Ongcwele❤...nale yokwenza izinto...mina ngafunda ukukhipha umoya emzimbeni ...ngelinye ilanga ngathi ngyayenza ngifuna umtanami umawakhe engiblockile, kwanyuka ubonda olude lokungivimba, sengiyitholile ingane. Ngahlala ngacabanga ngoba ngyazi ngaphakathi ukuthi lolubonda akekho ongalinyusa ngaphandle kwaNkukunkulu ngoba ngaphambilini ngihlaselwa idimoni, walinyusa ukungivikela, so ngyazi olwakhe. Anyway, ngobukhulu bakhe nokulunga, in that week, satholana kuTikTok isiLike video engayifaka...sekuphele 2yrs ngihluleka ukubathola.
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@SkitPete Amen mzalwane siyabonga wagcina ubatholile glory to the Father 🙌🏾. Mayelana nobufakazi bakho bezulu ngiyafisa sibu record khona kuzosizakala abaningi ngevangeli kodwa uma kukuhle kuwe 👏🏻
@SkitPete
@SkitPete 2 ай бұрын
​@@quartertomedia6411 khona kuhle kodwa nje bengifakazela iNceku nje, ngisho ukuthi loku ekushoyo kuqonde njengo thwiih-abangazi abayikholwe, ngoba uma befuna ukuzibonela- komele badlule ebunzimeni bokubhekana nokufa nezimo ezinzima, nokulingeka, nokuwa, nokuvuka ngaphambi nje kokuthi baze bathi uqinisile. So to save them the trouble, abakholwe balalele, bathobele umthetho nothando lukaYise, ngoba ngaphandle kwalo- hhai...yabona lamaDimoni akhuluma ngendlela ahamba ngayo- uboke ubuke uMichael Jackson uma edansa, ahamba kanjaloko nangespeed nendlela yeBlackMamba, into ongeke uybambe uthi uyazilwelwela or uyazivikela
@bongiengonie3214
@bongiengonie3214 Ай бұрын
Enkosi Thixo wethu yoooh uyaphila uThixo wethu. Sizokukhonza Bawo sincere sikukhonze ngenyaniso nangoMoya😢😢😢
@nandimdumbe3963
@nandimdumbe3963 2 ай бұрын
Hayi nceku inkulu futhi iningi lendaba ka bhuti Thembelani...if its possible part3 please
@ZandileNzima
@ZandileNzima 2 ай бұрын
Mina ngiyakholwa ukuthi iqiniso .
@NompakamisoBozo-fn2gz
@NompakamisoBozo-fn2gz 2 ай бұрын
Can we have part 3 please 🙏
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@NompakamisoBozo-fn2gz Loading... 😊
@NtombiButhelezi-u8e
@NtombiButhelezi-u8e 2 ай бұрын
🎉mfowethuinamadla ❤
@quartertomedia6411
@quartertomedia6411 2 ай бұрын
@@NtombiButhelezi-u8e 🙌🏾🙌🏾🙌🏾
How Strong is Tin Foil? 💪
00:25
Brianna
Рет қаралды 63 МЛН
这是自救的好办法 #路飞#海贼王
00:43
路飞与唐舞桐
Рет қаралды 109 МЛН
Friends make memories together part 2  | Trà Đặng #short #bestfriend #bff #tiktok
00:18
Brother Enigma's Offensive Revelations
12:32
Kingdom Abundance Protocols
Рет қаралды 8 М.
Mam Matekoane - ubufakazi obunamandla
32:26
UBUFAKAZI BABAZALWANE ABASINDISIWE
Рет қаралды 4,3 М.
Umsebenzi wokufaka abantu abadala ekhaya
12:08
Umsamo Institute
Рет қаралды 195 М.
How Strong is Tin Foil? 💪
00:25
Brianna
Рет қаралды 63 МЛН