MNIKEZWA-IGCOKAMA ELISHA,UMGQUMENI,DSD,UMJIKIJELWA,AMAQEMBU KA MJIKIJELWA,UMSEBENZI KA MNIKEZWA

  Рет қаралды 36,280

PERFECT TV SA

PERFECT TV SA

Күн бұрын

PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA

Пікірлер: 178
@baxolisegxono5623
@baxolisegxono5623 Жыл бұрын
Ayi ngiyakuhlonipha mfoka Ngubane uyiqhawe mbomvu umlandowakho usumkhulu kakhulu kulendima angeke bakuthande bonke abantu awuyona imali futhi izinja zikhokhonta ehambayo Khuphuka Somahashi bayokvuma sewungekho kulomculo nawe uyazi alikho iqiniso kulomaskandi♥️♥️♥️
@lungagcabashe9436
@lungagcabashe9436 Жыл бұрын
Nina perfect tv anifuni ukusilethela Dsd kodwa wonke umculi uyakhuluma ngo dsd
@ZamaniMthembu-zq8rj
@ZamaniMthembu-zq8rj Жыл бұрын
Sizomletha
@WakheDumakahle-wy3qm
@WakheDumakahle-wy3qm Жыл бұрын
I Dollar mfoka ngubane ei wangi-motivate empilweni mfowami ngiyinkunz nje ngenxa yakho ngiyabonga ndoda namanje ngisakholelwa kuwe nkabi yami
@oupatshabalala6060
@oupatshabalala6060 Жыл бұрын
ngithanda inhlonipho ka mnikezwa ubeka abantu phambili qhubeka bhuti sokweseka
@nhlakaniphozuma4510
@nhlakaniphozuma4510 Жыл бұрын
Siyabonga ukusilethela lensizwa.
@DumisanikaCabekaKaJuba
@DumisanikaCabekaKaJuba Жыл бұрын
Muhle kakhulu umsebenzi wakho Sheppard ne Perfect Tv, uyagculisa wenza lokhu okufunwa ngabalandeli bomculi kaMaskandi, ngokuzayo ngicela ujubalale uye eMsinga usitholele uMlungu, uThisha wamaGcokama, bese uphinde uye ezansi koSouth Coast uthoĺe uMshebelezi no Ziyangegugu le kwamaphumulo. Syabonga Duyaza
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Жыл бұрын
Noted bafo
@Mabhanti
@Mabhanti Жыл бұрын
Aye lensizwa ngiyikhonzile 🔥👌🏾
@owenshelembe6708
@owenshelembe6708 Жыл бұрын
Inesizotha lensizwa kanty ikhaliphile bath ababe nomoya ofanayo no DUMAKAHLDE
@madondomtapa7043
@madondomtapa7043 Жыл бұрын
Is'makwana King of backings 🤝🔥💯🎶
@thokozanigumede8387
@thokozanigumede8387 Жыл бұрын
Siyabonga Mnikezwa Ngubane...lendoda iphethe inzika ka Mjikijelwa nomculo and uzithobile uma umfonela
@SibusisoSikhosana
@SibusisoSikhosana 23 күн бұрын
❤❤❤mfoka ngubane ngybonga mina iqiniso lodws olushoy sasikhona emngcwabeni wechalaha ukubeke kwacaca sength bengefan njengawe bonke baculi❤
@thalentengcobo-rc7ik
@thalentengcobo-rc7ik Жыл бұрын
Ayikh into akangayaz ngomculo lomunt ❤ Awulethe uDulas
@NjabuloMkhwanazi-rr2dh
@NjabuloMkhwanazi-rr2dh Жыл бұрын
Siyabonga bhuti ukusilethela bhuti mnikezwa
@siyakhanatv2k562
@siyakhanatv2k562 Жыл бұрын
10k subscribers 🍻🍻🍺💙👏👏
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Жыл бұрын
🔥🔥🔥 bafo i celebration iyadingakala👊👊
@mthandeningubane7301
@mthandeningubane7301 Жыл бұрын
Ukube iqiniso lisekhona emculweni bekzofanele uMnikezwe anikwe izinga lakhe elimfanele ngomculo wakhe. Phela inkunz lena bafwethu Ungaphelelwa amandla Mbomvu🙌
@nkosithethelelefezubuhle4706
@nkosithethelelefezubuhle4706 Жыл бұрын
Enkosi bhuti ngo Mnikezwa. Ay umyeke njani engayiculanga le ngoma ithi Thina besingazi Mnike Ijacket yam Etc ❤❤❤
@dumohngobese2891
@dumohngobese2891 Жыл бұрын
Ay lensizwa inamava amakhulu emculwen .Yaz konke akukhulumayo ngiyakwazi kwakwenzeka kakhulukaz kulamazondo okufaka umthanden emncwaben ei wawathwala kakhulu amazondo umnikezwa ..ei khona la enukeka khona ekushoneni kwaMjks nakhona enukwa ithina balandel esasilandela nabo ichalaha cz nam ngisuka kulo ichalaha Yaz yabhala ingoma lensizaa eth UKHAYINA😭 ei ei ngicela ukuma la kdw lensizwa kuningi esekwenzekile kuyo
@bhekithembahlungwane4831
@bhekithembahlungwane4831 Жыл бұрын
Cela ukbuza bafe2 ingoma ethi uKhayina itholakala kanjani ngoba ayikho ku KZbin?
@bongiwenyawo9050
@bongiwenyawo9050 Жыл бұрын
Jnr ntwana yami keep on pushing my Captain
@melikhayahGasah
@melikhayahGasah Жыл бұрын
Ayikho Interview engiyithande njengawe, and ephinde yangizwisa ubuhlungu njengayo le, yazi isizulu "kushaywa edonswayo" Mnikezwa unkulunkulu angigcinele bhuti kuningi okuhle okwenzile emphakathini. KuMaskandi akafuneki umuntu onenhliziyo enhle izinto zakho zivele zigqoze, kufuneka ubuye uxokize ukuze ubenabalandeli. Ukhule khehla🙏🙏🙏
@user-rs8qp2wq8g
@user-rs8qp2wq8g 8 ай бұрын
Best interview iyaphila nabantu lensizwa
@nokuthulahadebe
@nokuthulahadebe Жыл бұрын
Ur voice is exquisite evn if u talk Love u 💓
@lindanibuthelezi7743
@lindanibuthelezi7743 Жыл бұрын
Yaz ibuhlung lento inhliziyo yam yavel yaphuk ukuzwa kth imont zechalaha azisekho😢
@melikhayahGasah
@melikhayahGasah Жыл бұрын
Eish kubuhlungu kimi, ifa liwele ezandleni ezivuzayo
@ZamaniMthembu-zq8rj
@ZamaniMthembu-zq8rj Жыл бұрын
Yona ibuhlung
@ibossyentambosa3742
@ibossyentambosa3742 Жыл бұрын
Lomjita ngimkhonzile🙏
@nkosinathinxele4507
@nkosinathinxele4507 Жыл бұрын
🎉🎉100% Kwi Perfect TV Isandla Sedlula Ikhanda Sicela Umlungu Bakithi Phansi Emsinga
@mlayzagidela1211
@mlayzagidela1211 Жыл бұрын
Mfoka Manqele ngizo khipha i EP ngo August noma ngyafisa ukufika lapho ngelinye ilanga
@vukaningubane1844
@vukaningubane1844 Жыл бұрын
Syabonga mf2 inkulu lenkulumo cela ulande ubheki plz nawe mfokamanqele ukhule kakhulu ipheyiji lokwesekwa leli sengilibonile up
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Жыл бұрын
🙏
@zamanimthembu6933
@zamanimthembu6933 Жыл бұрын
Sicela igoma nje noma zimbili azoyenza noDumakahle 😊
@MbiyaSbiya-gb9tk
@MbiyaSbiya-gb9tk Жыл бұрын
Bhut ukuyithob kwakh ngiybong uphile nje
@user-ir7cv3hm2j
@user-ir7cv3hm2j Жыл бұрын
Forever yena umnikezwa❤
@MasandeMoyaMasandeMoya-of5rn
@MasandeMoyaMasandeMoya-of5rn Жыл бұрын
Sawbona weMbovu ngikthanda akhul kuma backing uyinkinga mfana ngilinde umsebenz omusha bhutomdala #_ashiiila wethu💪
@sandilemiya4395
@sandilemiya4395 Жыл бұрын
Ismakwana 🔥
@mehlelindlovu4706
@mehlelindlovu4706 Жыл бұрын
Congratulations sisiwakhe okuhle kodwa..... sbonge labafowethu ngokusilethela wena ku podcast yabantu 🙏🙏🙏 welcome back bafowethu liyasilambisa kupodcast yabantu😂😂😂
@KhethaMzwavuka
@KhethaMzwavuka Жыл бұрын
Smakwana🤝🏾🔥
@mcebisizakwe-sw4wi
@mcebisizakwe-sw4wi Жыл бұрын
siyabonga ukusilethela leli qhawe lakwa ngubane ngiyakuvuma winkosi yama bhekhingi mbovu
@mvelohlela8936
@mvelohlela8936 Жыл бұрын
Umfana oshaya ingoma engaphuphi ❤❤🔥
@mlindomasikane4100
@mlindomasikane4100 Ай бұрын
Bhuti mnikezwa ayikh Kim edlula ialbum yedollar😢🤞
@SyandaLanga-d8y
@SyandaLanga-d8y 8 күн бұрын
Mfoka ngubane ❤
@DumisaniMgoza-dj7ke
@DumisaniMgoza-dj7ke Жыл бұрын
Up Smakwana sethu ❤
@mduduzisandilengobese467
@mduduzisandilengobese467 Жыл бұрын
Aw mnikezwa mft, nkulunkulu akukhulise bafo. Perfect TV siyabonga
@menzivilakati-yb8df
@menzivilakati-yb8df Жыл бұрын
Good job MFOWETHU Mancele.Ninjani MFOWETHU
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Жыл бұрын
Menzi Mnganam unjani kodw
@menzivilakati-yb8df
@menzivilakati-yb8df Жыл бұрын
@@perfecttvsa7051 Ngiyaphila mnganami chubeka umsebenti muhle thanks
@fisoduma406
@fisoduma406 Жыл бұрын
Somahhashi Mbomvu ngabe ukude kakhulu qhawe lakithi ukube ayikho lepolitiki ekulomculo
@sandisomngomezulu8813
@sandisomngomezulu8813 9 ай бұрын
Mnikezwaaaa🎉
@24sevenrecords51
@24sevenrecords51 Жыл бұрын
Ngengoma iyakhula unyaka nonyaka. Okwenza ukuthi kube ngathi ushona phansi ukuthi emculweni kamaskandi kwangena ukungcola. Kunabantu abavimba wonke umuntu ababona enamandla kunabo.
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Жыл бұрын
Eish ayy unqinsile lapho Bhuti
@24sevenrecords51
@24sevenrecords51 Жыл бұрын
@@perfecttvsa7051 okunye ke ama compilers, radio dj's , nabahleli bemicimbi abanedlanzana labo abalilandelayo futhi abaqinisekisayo ukuthi balifunza abantu noma iziphiwo zizincane. Noma ingoma incane kodwa njalo mawuyizwa kwi radio noma umuntu kuba nomcimbi ehlala ekhona kugcina kubukeka ngathi kukhona akwenzayo. Umculo kaMnikezwa kube siwufanisa nemoto ngabe I Rolls Royce noma ungabona ephume 2005 namuhla isesezingeni eliphezulu.
@zamothegodfather8392
@zamothegodfather8392 Жыл бұрын
Sikhona yini isdingo soku lokhu ushumayela ukuthi nguwe i foundation kamjikjelwa,ayi bhilika wena,ngapha nomgqumeni umazi ukusuka nokuhlala 🤫
@nonameupfill1568
@nonameupfill1568 8 ай бұрын
Yebo sikhona mft coz uveza amaqiniso Nina nazi uMjiks esevithiwe nje ewuye kant nasi isandla esipheke laphana ezintweni eziningi
@nonkingabiyelasa907
@nonkingabiyelasa907 Жыл бұрын
lento yama interview iyasiza kakhulu buka manje sengyokulalela sengvele ngakukhonza kakhulu nento oyikhulumayo iyakha kakhulu syabonga bhuti uqhubeke njalo kakhulu bhuti uyephambili
@giftmalinga6325
@giftmalinga6325 Жыл бұрын
Asambe sbali kodwa ke ngicela ufake ingoma ku online please
@nocandasipho6788
@nocandasipho6788 Жыл бұрын
Izingoma zakho ezindala siyazidinga kuma online stores mft please
@sizwematchesdlamini8310
@sizwematchesdlamini8310 Жыл бұрын
Uqinisile kdw ekuhambeni kwe 😢😢 Chalahaa wahamba namandla weSimakwana
@lunganimngomezulu9442
@lunganimngomezulu9442 Жыл бұрын
Dsd kade waba ixoki
@simelanemondlikampembe6602
@simelanemondlikampembe6602 10 ай бұрын
Bayede Nkosi YamaBackings🙌🙌
@LorencoPhakathi-ci5ee
@LorencoPhakathi-ci5ee Жыл бұрын
Ngiyikhonzile lensizwa
@lindaskhosana5733
@lindaskhosana5733 Жыл бұрын
Sengiyamazi uMnikezwa.
@bonganitembe849
@bonganitembe849 4 ай бұрын
Yaz wemfokaManqele ngyafis ukt lezinsizwa bezenazo iziginci uma beza kuma interview
@xolanimgenge7594
@xolanimgenge7594 Жыл бұрын
Nice interview 👌 good questions Duyazi 👍
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Жыл бұрын
Ngyabonga Xolani👊👊
@thembinkosixulu9737
@thembinkosixulu9737 Жыл бұрын
Ipopo Mthakathi
@zukiezukie7745
@zukiezukie7745 Жыл бұрын
Ahw madoda voice yalomfo✊✊
@NeliswaDzanibe-pl2su
@NeliswaDzanibe-pl2su Жыл бұрын
Shaya ingoma somahhashi ikufanele lento isegazini kuwe sokweseka thina😎
@zamanimthembu6933
@zamanimthembu6933 Жыл бұрын
Akalandwe uDSD ngeke wonke umuntu ukhuluma ngaye kmele azoziphendulela manje😂
@ZamaniMthembu-zq8rj
@ZamaniMthembu-zq8rj Жыл бұрын
Khuluke uzoladwa
@MaxoshaNdwandwe
@MaxoshaNdwandwe Жыл бұрын
#usephumile_esandleni inamandla✊
@sfisompisi479
@sfisompisi479 Жыл бұрын
Mmmm qhawe lami ngyabonga kakhulu ubeke kahle kakhul kwacaca bhaaa
@zakhelendulini3835
@zakhelendulini3835 Жыл бұрын
Nomamgabe wazisebenzisa akunankinga uMjikijelwa owakwenu Thina nje syalanda
@ntokozomchunu6229
@ntokozomchunu6229 Жыл бұрын
🎉Cha ngiythakasele le interview
@SibusisoSikhosana
@SibusisoSikhosana 23 күн бұрын
Vele ngabona early ukuthi kuzophela ngenxa yokuxhomondels kwethu balandeli EYINDABENI zemizyabantu
@user-cz4ls7yg2p
@user-cz4ls7yg2p 8 ай бұрын
Ukuhamba kukaMjikijelwa kwamlimaza kakhukhulu nanokuthi iqembu likaMjikijelwa lagcina lingaholwanga uyena
@nonameupfill1568
@nonameupfill1568 8 ай бұрын
Phansi kwaJikijiki mft ikugcine inkoc uqhubeke ushaye ingoma enamandla
@user-sb6nq3ir2r
@user-sb6nq3ir2r 8 ай бұрын
Kahlekahle abalandeli beChalaha ibona abahlakaza iqembu lamancukumane bakhipha lendoda bengazlutho ngokphapha bukanamhlanje ahlakazeke aphelile amaNgcukumane
@nhlosenhlevundla511
@nhlosenhlevundla511 10 ай бұрын
Koda sibonga kuth uMjikjelwa wadlula sebephinde bezwana no DSD
@user-or6yg2jr4f
@user-or6yg2jr4f Жыл бұрын
Umnikezwa une album ekthiwa iquart but ayisavel kuma digital mazise shepherd yayimnandi
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Жыл бұрын
Ohk bafo
@user-wh5dr7zd5t
@user-wh5dr7zd5t Жыл бұрын
Mnikezwa❤❤❤❤
@bongiwendlovu2381
@bongiwendlovu2381 Жыл бұрын
Ivoice yeSmakwana iyanamathela nje ngisho ekhuluma
@khumbulanisiphiwe6854
@khumbulanisiphiwe6854 Жыл бұрын
Ismakwana madoda sukaa ngigcwele ngaleliqhawe
@simanganyawo3268
@simanganyawo3268 Жыл бұрын
Uboke ubuyise ushuni womlilo weSimakwana
@lindokuhlesithole95
@lindokuhlesithole95 Жыл бұрын
Uyindoda Mnikezwa kuzolunga mfokababa
@user-nx2vl8cf5p
@user-nx2vl8cf5p Жыл бұрын
Wakhuphuk kamnandi Bab umnike
@luckythobela
@luckythobela Жыл бұрын
Yabona lezinsizwa zakwa Jikijiki azenqene ukdlala i game lo Mzukulu ka Shafuza naye wabuye washaya 5 out of 5 nangu lo Mnikezwa naye uvele wakhwela phezukwayo eyii✊✊✊✊✊✊✊
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Жыл бұрын
Azibaleki lezinsizwa😂
@FootyContentk
@FootyContentk Жыл бұрын
I Quartz❤️
@bongsmkz7473
@bongsmkz7473 Жыл бұрын
Uxhaso belukhona kakhulu ngeskhath sama cds mmm la kuma downloads abant abakayaz kahle
@ntwenhleislomo
@ntwenhleislomo Жыл бұрын
Ngithanda amagama kamnikezwa
@bonginhlanhlamfanonkwanyan5745
@bonginhlanhlamfanonkwanyan5745 Жыл бұрын
Ay ukusho konke onendlebe uzwile
@bonginkosigoodmanbembe2607
@bonginkosigoodmanbembe2607 Жыл бұрын
Kuyezwakala Mfoka Ngcukumane
@nkosinathimyaluza2184
@nkosinathimyaluza2184 Жыл бұрын
Nomasikisiki
@ShabalalaMenzi1502
@ShabalalaMenzi1502 Жыл бұрын
Khuphuka lapho singa lendoda abathi bayalunqamula kwelaseDobsonville behluleka
@vukanimnothisi7088
@vukanimnothisi7088 Жыл бұрын
Ngelinye ilanga siyacela at least maninomculi nibe live sizokwazi ukuzibuzela imibuzo kubaculi nokuthi sincome kubona
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Жыл бұрын
Noted bafo
@SiyabongaMncube-w3k
@SiyabongaMncube-w3k Ай бұрын
Luuuphi
@bongsmkz7473
@bongsmkz7473 Жыл бұрын
Ngyafisa kuth kube khona imjikijelwa music festival
@ZamaniMthembu-zq8rj
@ZamaniMthembu-zq8rj Жыл бұрын
Mhlampe kuzokwenzeka
@ntethelelonzuza6557
@ntethelelonzuza6557 Жыл бұрын
DSD WAYEDLA IBHOVA IZITHENDE😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@melikhayahGasah
@melikhayahGasah Жыл бұрын
😂😂kuyixoki okuwugqoko
@ntethelelonzuza6557
@ntethelelonzuza6557 Жыл бұрын
@@melikhayahGasah yabo
@user-ir7cv3hm2j
@user-ir7cv3hm2j Жыл бұрын
❤❤ 3:43
@SiyabongaMncube-w3k
@SiyabongaMncube-w3k Ай бұрын
Luuuuuuuphi
@MDGumbi-ft9xj
@MDGumbi-ft9xj Жыл бұрын
Mnikezwa ngyathanda lapho kodwa ngiza nengoma for wena ethi wobheka bomndeni angiqondise kumuntu ngyabonga ba4 uyinsizwa
@khulekanimanqele5257
@khulekanimanqele5257 Жыл бұрын
Somahhashi 👑
@mshayimedia6927
@mshayimedia6927 Жыл бұрын
Matomela🙌🏿
@mzwandilebiyela6305
@mzwandilebiyela6305 Жыл бұрын
Bafo ungakhohlwa dsd ukuthi usemlandweni wama qhawe njoba ene nqwaba yeyi ndondo nje scela usilethele yena
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 Жыл бұрын
Noted Bafo
@smonzamanci3305
@smonzamanci3305 Жыл бұрын
Siyaludinga ngempela uGqoko
@thabangsibiya
@thabangsibiya Жыл бұрын
Bhuti omdala 🙏
@phathizwentuli8147
@phathizwentuli8147 Жыл бұрын
🔥
@velenkosiniLinda
@velenkosiniLinda Жыл бұрын
Wakhuluma Smakwana 😢
@myalomhledzanibe3510
@myalomhledzanibe3510 Жыл бұрын
ngiyophuma ngebhokisi ekulandeleni umjikijelwa kanye nabntu asebenze nabo esibala kubo umnikezwa, mfanie, ntencane, dulasi, maphoyisa baningi nje abafwethu nngibathanda uduuuu
@ShabalalaMenzi1502
@ShabalalaMenzi1502 Жыл бұрын
Wamshiya uSgabiso bafo yaz uhlez esala naye kant bangontanga benoMfanie emculwen ngisho oNtencame beza kamuva
@user-rx8dh4cz4g
@user-rx8dh4cz4g Жыл бұрын
Mhle umsebenzi waleyo ndoda
@lungsdladla4435
@lungsdladla4435 Жыл бұрын
AYI SIYABONGA NGOKUSILETHELE USINGA LENDODA
@mxolisibuthelezi6163
@mxolisibuthelezi6163 Жыл бұрын
IStory sikaMjikijelwa noKhangelani sasizwa samangala nje sebeqamba amanga bethi babusiswa iBhova ukuphuma eNdlunkuly
@sizwendaba8080
@sizwendaba8080 Жыл бұрын
Ewu mfwethu ngilokhu ngakulandela ngokweqiniso ngiqala ukukuzwa kwi "ngizozenzela" Ngikufisela impumelelo Mbomvu uyazi ke nawe ngikhuluma ngani
@NkosiNkosi-iq8us
@NkosiNkosi-iq8us Жыл бұрын
Mahle kakhulu amagalelo wakho mbovu
Unveiling my winning secret to defeating Maxim!😎| Free Fire Official
00:14
Garena Free Fire Global
Рет қаралды 4,7 МЛН
Magic trick 🪄😁
00:13
Andrey Grechka
Рет қаралды 45 МЛН
Чёрная ДЫРА 🕳️ | WICSUR #shorts
00:49
Бискас
Рет қаралды 4,9 МЛН
Doing This Instead Of Studying.. 😳
00:12
Jojo Sim
Рет қаралды 35 МЛН
MABHILIDI-NGEKE NGIMFONELE U KHUZANI;IGCOKAMA ALINAWO UMONA ETC...
1:13:40
Umgqumeni---Imagic
1:12:55
Lindelani
Рет қаралды 1,7 МЛН
Mom can't calm cute babies 💕🍉🍭👶🏻❤️👧🏻🤩🤣
0:13
David Show #shorts
Рет қаралды 9 МЛН
Девушка обхитрила мужа изменника😳
1:00
Trailer Film
Рет қаралды 2,8 МЛН
Бантик или Мурсдей?! 🎀💀 #симбочка #симба #мурсдей
0:39
Симбочка Пимпочка
Рет қаралды 936 М.
телега - hahalivars
0:58
HAHALIVARS
Рет қаралды 2 МЛН