No video

MABHILIDI-NGEKE NGIMFONELE U KHUZANI;IGCOKAMA ALINAWO UMONA ETC...

  Рет қаралды 10,591

PERFECT TV SA

PERFECT TV SA

Күн бұрын

Join this channel to get access to perks:
/ @perfecttvsa7051
PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA

Пікірлер: 143
@mthembuphilani6265
@mthembuphilani6265 7 ай бұрын
Ibambelapho Mabhilidi wiNkuz ngehawu ngikubeka INKOSI up up 👑
@zakhelekheswa9952
@zakhelekheswa9952 8 ай бұрын
Bafo umsebenzi wakho muhle kakhulu!!! Mina ke anginaqhawe kodwa ngizobeka umbono wami noma iseluleko hhayifuthi kabi. Uma ubuza imibuzo, bese kuvela igama lomunto ongekho wena ubese ubuza sengathi ufuna ukuzlveza ukuthi vele liyimculi egxekwayo unomoma or uyabhimba … Kodwa wena thola indlela e right yokubuza ukuze enabe lo ophendulayo… Ithina ke esesizozibonela ukuthi ohh shuthi loyomculi unomona…noma kusho loyo osuke umbuza
@charleskhumalo7979
@charleskhumalo7979 8 ай бұрын
Cha yakhuluma kahle le nsizwa ngomlando wabo, ayinawo umona. Dankie mfwethu
@nyamelamabuza3671
@nyamelamabuza3671 7 ай бұрын
mncane umnyango kuMabhilidi🔥🔥🔥
@NkosikhonaBiyela
@NkosikhonaBiyela 7 ай бұрын
Ndabezitha 🤞🤝ngeke lixabane izwe egameni lakho uyawaqoqa amagama🙏
@DRKHASANTO
@DRKHASANTO 8 ай бұрын
Danki gazilami❤biyela... Ngikhumbula yonke into
@inkosiyamatallanddark8533
@inkosiyamatallanddark8533 8 ай бұрын
🤟🏾✊🏿Ubunsizwa bakho bhuti
@majolakhanyisani3917
@majolakhanyisani3917 8 ай бұрын
Khona nami ngiyafisa ukubona lezinsizwa zontathu noma ke ingoma eyodwa nje nkosyami nenzele mina ngedwa cos ngyazicelela angikhulumeli abanye
@qhawekubheka9491
@qhawekubheka9491 8 ай бұрын
Insizwa uMabhilidi🤝
@menzivilakati-yb8df
@menzivilakati-yb8df 8 ай бұрын
Umakhombane 🙌
@mlungisishandu6303
@mlungisishandu6303 6 ай бұрын
MaBhilidii🙌🏽🙌🏽🙌🏽
@Nqobzamshengu
@Nqobzamshengu 8 ай бұрын
Ngyakuvuma ke manje mfana Mabhilidi
@Qonqela
@Qonqela 8 ай бұрын
Ziphiiiiii imbuziiiii 🎉
@kwandilemzimela9019
@kwandilemzimela9019 8 ай бұрын
Mina ngikuthandela ukuthi awulona ikhothangqoko weMabhilidi
@Skhobaner
@Skhobaner 8 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂weMabhilidi
@luckysithole2525
@luckysithole2525 8 ай бұрын
Lendoda yacindezeleka impela, mina kunengoma ayishiya ehamba naye uKhuzani...ngangiyizwa kwi Kwekwezi fm cishe nsukuzonke entatha, kodwa oKhozini ingakaze idlalwe. Imnandi kabi leya ngoma angazi yayithi abantu basilindele
@user-wj8vz7bo5c
@user-wj8vz7bo5c 8 ай бұрын
Ngiyayizwa interview yakho perfect kodwa kengibuze imayelana no Khuba or lo Mabhilidi
@thabomosima715
@thabomosima715 8 ай бұрын
Good question coz it does not sound like the interviewer is neutral.
@everydaythings2819
@everydaythings2819 8 ай бұрын
I ngokhuzani ku Mr Perfect
@andilemphemba4859
@andilemphemba4859 8 ай бұрын
Cha kuningi engikufindile ngomfoka Biyela ebengingakwazi qhubeka mfethu nento yakho enhle and kuningi esingakuzuza mengase nibuyise leya combo yenu Khuzani,Mntuyenziwa kanye nawe mfethu
@mthembu.sthembiso388
@mthembu.sthembiso388 8 ай бұрын
Unama album amangaki umabhilidi? Ukhiphe ama album amangaki kwi Electrict avenue? Ukhishwe yini kuyo (if akasekho kuyo)? Njengamanje usekhipha kuyiphi company? Usebenze nobani kule EP ayikhiphile? Kukhona okunye akwenzayo ngaphandle komculo? Imbuzo yonke le engabe sizitholile impendulo zayo kube le interview ibingoMabhilidi as umculi kodwa ngoba ibingomunye umuntu nokufeza ezinye inhloso asinazo zonke lempendulo
@nzuzation
@nzuzation 6 ай бұрын
Kodwa lensizwa imukhonzile Khuzani so angicabangi ukuba uqonde okubi and yabona uyawaveza amanga
@charleskhumalo7979
@charleskhumalo7979 8 ай бұрын
Lomjitha wekepisi kukhona lokhu akufunayo, imibuzo nengxoxo yakhe igxile ngapha kulento ayifunayo
@srngubaneopsmanager2238
@srngubaneopsmanager2238 8 ай бұрын
😂😂😂😂😂
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi 8 ай бұрын
Khona into engiyifundile kuBhut’ Mabhilidi🙏🙌 Siyabonga Perfect TV🙏
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 8 ай бұрын
Dlaba 🙏👊
@celenkosinihabby9722
@celenkosinihabby9722 8 ай бұрын
Insizwa kodwa umaBhilidi
@celumusamajola9941
@celumusamajola9941 8 ай бұрын
UTHWALAMEHLO LUGCWELE ITV
@ezikamaskandiemk9587
@ezikamaskandiemk9587 8 ай бұрын
Manqele imbuzo yakho inakho ukuxabanisa
@mfundoncwane9524
@mfundoncwane9524 8 ай бұрын
Akamfuni ukhuzani uShapard senginako ukuzwa imibuzo yakhe ifuna kuvele amasayidi amabi akhuba
@everydaythings2819
@everydaythings2819 8 ай бұрын
Nami sengiqala ukumnaka, unakho ukufunza amaciko uma ewabuza ebelesele leyonto kuze kube ngathi iciko linenkinga NoKhuzani Kanti cha u Manqele uziphushela inzondo yakhe yakudala yeminyaka
@everydaythings2819
@everydaythings2819 8 ай бұрын
​@@mfundoncwane9524nami sengithe ngiyamziba ulokhu evela, akanazo izinto ezinhle aziveza ngo khuzani
@sandilemgwaba9572
@sandilemgwaba9572 6 ай бұрын
Nina niyathanda ukufuna inkinga nalapho ingekho khona. Umlando omuhle kangaka senifuna ukuwubeka amabala😏
@bonganiabner3923
@bonganiabner3923 8 ай бұрын
Ndabezitha wayibeka ngesisoka nkabiyami
@mlungisishandu6303
@mlungisishandu6303 6 ай бұрын
Isisoka olimini💯
@bongzmyeza5302
@bongzmyeza5302 8 ай бұрын
Yacula lenkabi im downloading it
@user-kx6oe8ut3e
@user-kx6oe8ut3e 8 ай бұрын
Sbonge mkhaya ngokusilethela Mabhilidi iciko esingaliboni kalula kodwa elisitshela ngomlando omuhle
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 8 ай бұрын
Mkhaya👊
@siphomthethwa673
@siphomthethwa673 8 ай бұрын
Ngiyikhonzile lensizwa, umabhilidi...... Anoke niphinde nihlangane futhi....
@menzivilakati-yb8df
@menzivilakati-yb8df 8 ай бұрын
Spotify nguwo lobulala Malahle,na bobo MFANA wepiki faka in all platforms
@nzuzation
@nzuzation 6 ай бұрын
Aw Gatsheni wacula kuqala yin kuno Khuzani
@Qonqela
@Qonqela 8 ай бұрын
Izingoma Zikamabhilidi online singazitholani
@menzivilakati-yb8df
@menzivilakati-yb8df 8 ай бұрын
U GADLA bethithiza ❤❤
@user-fc7wm8ez7r
@user-fc7wm8ez7r 5 ай бұрын
Hhei Menziwa yaz ngangikhona eNkandla kuvalwa ingoma yakho lapho sasesikulinde iskhathi eside. Hhai yabona emculweni kunzima,kodwa phusha Menziwa
@twosokicmathaba3878
@twosokicmathaba3878 4 ай бұрын
Ngingumculi oseliVukane ngyayilandela kakhulu iPERFECT TV nd ngyafisa ukuzibona ngvela kuyo ngelinye ilanga Ey uMabhilidi wakhuluma izindaba kwamina ebengngazaz kuMaskand ngicheme noKhuzan impela but leNkulumo iveza elinye iSayidi ngalo iQhawe🙆‍♂️🙆‍♂️
@nkosikhonantombela6254
@nkosikhonantombela6254 7 ай бұрын
Hhawu cha bayasiza impela laboyushubhu benu. Mina kade ngingamnakile lomfo kodwa cha namhlanje ngizozinika ithuba lokumazi kabanzi.
@dumohngobese2891
@dumohngobese2891 8 ай бұрын
Ziphi imbuzi
@DRKHASANTO
@DRKHASANTO 8 ай бұрын
Ubuntu ku MaBhilidi UNkulunkulu akubusise 😊
@user-sb6nq3ir2r
@user-sb6nq3ir2r 8 ай бұрын
Wemabhilidi wemfoka didi abambe mfana amankonyane kukhale onina
@sgwilintombela7786
@sgwilintombela7786 8 ай бұрын
Lensizwa yekepisi iyafuna kukhulunywe kabi ngoKhuzani,ayijabuli nhlobo nje ukuthi uMabhilidi akasho ngalendlela afuna ngayo
@bongzmyeza5302
@bongzmyeza5302 8 ай бұрын
Ugcwele kusaphotha wena kukuvala amehlo
@McebohNdlovu
@McebohNdlovu 8 ай бұрын
Nithi umntuyenziwa unekhanda elikhulu😂😂😂😂
@MelusiMchunu-ls7ce
@MelusiMchunu-ls7ce 8 ай бұрын
Kodwa lentatheli imbuzo Yayo inokuqhatha noma sekuphunyiwe ehlokweni sakhuzane ulokhu ebuyela Ngoba nakhu efuna inxabano
@pottersngwadla1195
@pottersngwadla1195 8 ай бұрын
Ipefect TV nayncoma nje Nathi nabanye abafunde kuyo nikhalelani manje pho
@user-cg6gd8dr2k
@user-cg6gd8dr2k 8 ай бұрын
Iqhatha kuphi
@everydaythings2819
@everydaythings2819 8 ай бұрын
Iqatha impela, shuthi kune Agenda entsha ayiphushayo naye u Mr Perfect Tv
@user-wv9xo8ij8k
@user-wv9xo8ij8k 8 ай бұрын
Lagadla lagalawela ibhilidi
@ShabalalaMenzi1502
@ShabalalaMenzi1502 8 ай бұрын
Uyinsizwa mfoka Biyela
@wisemanmagubane1914
@wisemanmagubane1914 7 ай бұрын
Yangigcaza lensizwa mayichaza 😂😂
@thembinkosigwala6854
@thembinkosigwala6854 8 ай бұрын
Inkunzi Kodwa Mabhilidi Suka Yabona Uke Angishayele Ingoma Yothando Ayiphendule Eyehawu
@ezikamaskandiemk9587
@ezikamaskandiemk9587 8 ай бұрын
UMabhilidi insizwa
@zamomathule7833
@zamomathule7833 8 ай бұрын
Besinawe Nkabi yami Mfoka Mthakathi wezinja
@khulekanisibusiso859
@khulekanisibusiso859 8 ай бұрын
Kodwa Manqele awuyifuni eyako Khuba kodwa kufanele phela kodwa lento yakho ibulala I channel yakho slowly but surely hhay kabi
@siyabongampanza6612
@siyabongampanza6612 8 ай бұрын
Nami ngiyambuka
@thulanintokozo1020
@thulanintokozo1020 8 ай бұрын
Uyaganga lo
@nonameupfill1568
@nonameupfill1568 8 ай бұрын
Kade ngayinothisa lensizwa imibuzo yalensizwa ifun ukugcina ithi ukhuzan wadla imali soyeka ukuyilandela mftleChannel yakho
@everydaythings2819
@everydaythings2819 8 ай бұрын
Akayifuni ngempela, Kanti I Channel le ibingaba ne Potential Kanti ihamba leyondlela vele, kuzolimaleka
@everydaythings2819
@everydaythings2819 8 ай бұрын
​@@thulanintokozo1020impela
@sindilethompson8484
@sindilethompson8484 8 ай бұрын
Uzophukhona yini ngeyi26 eZimbabwe kulomcimbi omkhulu
@bonganimiya1793
@bonganimiya1793 8 ай бұрын
Walikhuluma iqiniso umfoka Biyela
@Nqobzamshengu
@Nqobzamshengu 8 ай бұрын
Bafo awusibizele noMgojeli
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 8 ай бұрын
Ohk bafo ubala lolo
@canannkwanyana6731
@canannkwanyana6731 8 ай бұрын
Nazok mkhay syabong muhle umsebenz
@ximbamthethowakhe2981
@ximbamthethowakhe2981 3 ай бұрын
Manqele imibuzo yakh izokbulalela i brand yakho yaz
@Qonqela
@Qonqela 8 ай бұрын
Umfoka Gwiligwili vuka udle idabedabe
@user-cy3nu2uu1d
@user-cy3nu2uu1d 8 ай бұрын
Umfok gwili gwili
@skhumbuzo5klaas883
@skhumbuzo5klaas883 8 ай бұрын
Wena ubangani noKhuzani weManqele
@lindanibuthelezi7743
@lindanibuthelezi7743 8 ай бұрын
Yaz yahloniph lendoda
@nkosinathixaba9386
@nkosinathixaba9386 8 ай бұрын
Hau ai cha lana sithole umlando ka khuzani wonke ukuthi usukaphi uma uzwa lenkabi ezingomeni ze hawu nse nogawozi
@MondliHlombe
@MondliHlombe 3 ай бұрын
Cha uMgqumeni wayeyinkosi ngampela igama lakhe alisali kubaculi bakamaskandi
@zinzimfundisi9199
@zinzimfundisi9199 8 ай бұрын
umona nempakamo
@user-sb6nq3ir2r
@user-sb6nq3ir2r 8 ай бұрын
Ey ngiykhonzile lendoda kakhuuulu ngbukelakyrna kwezobunsizwa ngangokuth hlezingdlalayona efonin
@ezikamaskandiemk9587
@ezikamaskandiemk9587 8 ай бұрын
Wena Manqele i Agenda yakho i wrong. Yazi mawbize umuntu i interview aygxili kuye iya la uyfuna khona wena
@everydaythings2819
@everydaythings2819 8 ай бұрын
Ngiyabonga, kuyinkinga vele uma umuntu onesifiso sokwenza into Kanti ithalente alikho, shuthi akanalo ithalente u Manqele lokubuza imibuzo ebalulekile, ngoba uziphushela i Agenda yakhe
@nonameupfill1568
@nonameupfill1568 8 ай бұрын
Mft sethembe kuyaphileka sibonge ukusiletha uMabhilidi sicela uyephans kranskop usitholele oJikelele G ngibonge bhuti
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 8 ай бұрын
Noted Bhuti
@menzivilakati-yb8df
@menzivilakati-yb8df 8 ай бұрын
Kunjani WEMANCELE
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 8 ай бұрын
Vilakati Bhuti unjani
@BlaqEmpire2023
@BlaqEmpire2023 8 ай бұрын
Bahluleke Bonke 2011
@fundisanindlovu2398
@fundisanindlovu2398 8 ай бұрын
Cevuzile yena waphuma kanjan
@mthembu.sthembiso388
@mthembu.sthembiso388 8 ай бұрын
Ibingaba yinhle kodwa le interview if ibingaba ngoMabhilidi nomculo wakhe not uKhuzani.
@everydaythings2819
@everydaythings2819 8 ай бұрын
Lapho umphathi wohlelo uyayimosha lento yakhe, unakho ukubelesela i Interview igcina isingekho ngalo muntu ozokwenza i Interview, lokho kuzokwenza ingakhuli kahle i Channel ngoba kuzogcina ngathi u Manqele uziphushela i Agenda yakhe
@NduduzoNhlenyama
@NduduzoNhlenyama 8 ай бұрын
Sukaaa.. yini yini.. Yini yini yini yini yini lena awuuuu yeey
@zinzimfundisi9199
@zinzimfundisi9199 8 ай бұрын
Why engakhulumi ngokuqedelwa kwe-sms or nayo uyena futh owayicula
@user-de5lb1pq6t
@user-de5lb1pq6t 8 ай бұрын
Nenzewayini ukufuna izindaba zabaculi ngokuthi baxabaniswa yini ngoba phela thina kufanela silandele ingoma not izindaba zabo futhi thina suke sengekho lapho
@user-cg6gd8dr2k
@user-cg6gd8dr2k 8 ай бұрын
Ushiswa yini
@skhumbuzo5klaas883
@skhumbuzo5klaas883 8 ай бұрын
WEManqele uKhuzani nimbiza nini la
@musandaba2976
@musandaba2976 8 ай бұрын
Amaviyo emkhonto uzonyathelwa izinsizwa
@MandlakheMncwabe-xz9xe
@MandlakheMncwabe-xz9xe 8 ай бұрын
Ngyayithanda imibuzo yakho Manqele
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 8 ай бұрын
Mncwabe Ngyabonga mfowethu
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi 8 ай бұрын
🙌🏽🙌🏽🙌🏽
@thabogonya3988
@thabogonya3988 8 ай бұрын
😂😅Iphinde yahlangana mfoka Shezi
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi 8 ай бұрын
@@thabogonya3988 yithi laba simalayinini😅🙌🏽
@user-uw5pv4rk6v
@user-uw5pv4rk6v 8 ай бұрын
Isambulo sesbili ,wathi umjiks nangakubo yoze ebekhona usakazi
@user-sb6nq3ir2r
@user-sb6nq3ir2r 8 ай бұрын
Lagadla lagalaeela ibhilidi ebhungwili gadla bevungame abafana bendawo nabezizwe umbiziwezinja eznitwayi azgeze azgone zimlume mhlabathi umagebhugebhu phakama
@mthembuphilani6265
@mthembuphilani6265 7 ай бұрын
Ukhuzan Kade abuqala ubuqophololo🤭
@user-ze5kt2st7l
@user-ze5kt2st7l 6 ай бұрын
😂😂😂😂😂
@oupatshabalala6060
@oupatshabalala6060 8 ай бұрын
😂😂ushaye esincane iskhindi Duyaza upholile cha uligagu yazi mabhilidi bt my question y bengasamphakamisi aqala nabo cz sebephumelele nje
@everydaythings2819
@everydaythings2819 8 ай бұрын
Wena ungayeka ithalente lakho uziphakamise, ulibale abanye abantu?
@Skhobaner
@Skhobaner 8 ай бұрын
​@@everydaythings2819chaaaa uzwile umlando uzwile ukut bebephila kwaa samawele...uKhuzani kmele ngabe uyamfaka uMabhilidi ezintweni njeeee kodwake phela ngeke sisho neex
@RealSPTV1
@RealSPTV1 8 ай бұрын
Wathi uBig Zulu………x 34
@nzuzation
@nzuzation 6 ай бұрын
😂😂 maziputshuka anobuza kimi😂
@ayakhaskungu3816
@ayakhaskungu3816 8 ай бұрын
Ibuhlungu lento brazo oyishoyo
@thulanintokozo1020
@thulanintokozo1020 8 ай бұрын
Musa ukuqhatha
@everydaythings2819
@everydaythings2819 8 ай бұрын
Umqhathi u Perfect TV uyaziveza
@MaLegend603
@MaLegend603 8 ай бұрын
Mabhilidi mfweth
@user-gw8sn5jt9y
@user-gw8sn5jt9y 8 ай бұрын
Ey igama lika Khuzani likhulu, ayaphakama ama Contant ngalo😮
@everydaythings2819
@everydaythings2819 8 ай бұрын
Liphezulu kakhulu, I Content iyaduva uma engafakwanga u KHUZANI
@ShabalalaMenzi1502
@ShabalalaMenzi1502 8 ай бұрын
🤣🤣🤣🤣Ubuhlobo bakho bhuti
@brightonnhlakanipho199
@brightonnhlakanipho199 8 ай бұрын
Ndaba kagadla loKhuzani indala sekuyavela manje
@everydaythings2819
@everydaythings2819 8 ай бұрын
Inkinga abantu bazizwa ngathi kufanele bebe nesabelo empumelelweni yakho, uma kungasenzeki lokho kugcina kudala Amazondo lokho
@skhumbuzo5klaas883
@skhumbuzo5klaas883 8 ай бұрын
Le interview ingoKhuzani
@user-sb6nq3ir2r
@user-sb6nq3ir2r 8 ай бұрын
Bafwethu ngyacela kakhulu ningiphe inumber yalendoda onayo plzzzz
@kwazimasilela5483
@kwazimasilela5483 8 ай бұрын
Bukela leInterview bayayimemeza inamba bafo
@user-sb6nq3ir2r
@user-sb6nq3ir2r 6 ай бұрын
Yebo nam ngyaxhumana nalendoda ngaytholalana number yayo
@greatemind6793
@greatemind6793 8 ай бұрын
Khuzani asazi benzani kuwe uMtoyenziwa no Mabhilidi, ngeke kube ukuthi abakwenzanga lutho kodwa banekhono mf2 labantu ngyacela Khuba ukhumbule okuhle abakwenzela khona ubakhumbule. Gawozi
@slomontathelinxumalo6701
@slomontathelinxumalo6701 8 ай бұрын
Le interview ayinasidingo
@GcinohCele
@GcinohCele 8 ай бұрын
Mgodi ubalwa njalo emoneni😂😂
@user-de5lb1pq6t
@user-de5lb1pq6t 8 ай бұрын
Amandlebe awunawo kahle kahle yilokho engizokutshela khona
@GcinohCele
@GcinohCele 8 ай бұрын
@@user-de5lb1pq6t Ukhalelani pho 🤣
@user-cg6gd8dr2k
@user-cg6gd8dr2k 8 ай бұрын
Kunomona lokhu kwenja
@everydaythings2819
@everydaythings2819 8 ай бұрын
Mele enzeni, ahambe eyomgunda izinza u Mabhilidi ukuze kubonakale ukuth akanankinga naye u KHUZANI
@zinzimfundisi9199
@zinzimfundisi9199 8 ай бұрын
ukhulumela safuth nalomabhilidi, bengizithanda izingoma zakhe....but unomolo
@ericdumo3008
@ericdumo3008 7 ай бұрын
Vele ubizelwe ukuthi axoxe kuleluhlelo hhai ukuzocula. Kungenzeka ungumlandeli waleyandoda wena
@nhlanhlafakude7978
@nhlanhlafakude7978 8 ай бұрын
Why ubize Bantu abasebenze noKhuzani njalo uyalwa no Khuba noma uhloseni wendoda
@nthuthukomadonsela3474
@nthuthukomadonsela3474 8 ай бұрын
Kuyavela kancane ukuthi ukhona uMona kulona
@simosiyabongangcongo8270
@simosiyabongangcongo8270 8 ай бұрын
Besisacela usitholela uMfanie... kuningi esifisayo ukukuzwa kwi side lakhe
@perfecttvsa7051
@perfecttvsa7051 8 ай бұрын
Ngamthola kushoda ukuth sishuthe nje
@user-uw5pv4rk6v
@user-uw5pv4rk6v 8 ай бұрын
Isambulo sesbili ,wathi umjiks nangakubo yoze ebekhona usakazi
@mthembu.sthembiso388
@mthembu.sthembiso388 8 ай бұрын
Unama album amangaki umabhilidi? Ukhiphe ama album amangaki kwi Electrict avenue? Ukhishwe yini kuyo (if akasekho kuyo)? Njengamanje usekhipha kuyiphi company? Usebenze nobani kule EP ayikhiphile? Kukhona okunye akwenzayo ngaphandle komculo? Imbuzo yonke le engabe sizitholile impendulo zayo kube le interview ibingoMabhilidi as umculi kodwa ngoba ibingomunye umuntu nokufeza ezinye inhloso asinazo zonke lempendulo
@sitholemnelisi2260
@sitholemnelisi2260 8 ай бұрын
Ei waybeka bafo, kunokuPromotha umculo wakhe uyabona kuthi ubelandelwe ukuzodicilela phansi igama lomuntu othize, but ke unolimu uMabhilidi ukhulume kahle. Kushode yona imibuzo efana nalena oybhalayo bafo
@sannamasemula6710
@sannamasemula6710 8 ай бұрын
MANQELE NGIYABINGELELA
NJOKO-KHUZANI;ZAMEMEZA INGANE ALBUM;MUNTUYENZIWA;CD PROMO ETC...
53:21
ZANEFA PART1-KHUZANI,IGCOKAMA ELISHA,MCINEKA,UBUTABANE ETC...
39:40
PERFECT TV SA
Рет қаралды 13 М.
Running With Bigger And Bigger Feastables
00:17
MrBeast
Рет қаралды 135 МЛН
لااا! هذه البرتقالة مزعجة جدًا #قصير
00:15
One More Arabic
Рет қаралды 51 МЛН
WORLD'S SHORTEST WOMAN
00:58
Stokes Twins
Рет қаралды 195 МЛН
uQuality sizixoxela
47:18
King Zoso TV
Рет қаралды 11 М.
Ayanda Msweli Foundation | Amanzi Aphehlw’Ekhaya
15:59
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 94 М.
MTHWALO'SOBHOKWENI-SHWI NOMTEKHALA,UMGQUMENI,UKUXABANA KWEQEMBU ETC...
1:05:23
MUNTUYENZIWA-UKUDLALA ISIGINCI,UKUHLANGANA NO KHUZANI,QUIZ QUESTIONS...
1:08:33