Dlubheke Khuzwayo - New Album , Ngizowuyeka Umculo, Khuzani Mpungose, uLive - [SgeqaMagula-Ep,15,S2]

  Рет қаралды 152,770

Real TV1

Real TV1

Күн бұрын

Пікірлер: 285
@sbonisongubane2241
@sbonisongubane2241 2 жыл бұрын
Dope interview🙌🙌🙌🙌. Indoda engahlethezi uDlubheke, Uphendula into ecwebe njengamanzi.
@sandlilemazwi3307
@sandlilemazwi3307 2 жыл бұрын
Dlubheke noMthandeni abangani 🤞
@ZWIDEMEDIA
@ZWIDEMEDIA 2 жыл бұрын
Impela sifunda nsuku zonke kwa Real TV1 syabonga kakhulu bafowethu nemibuzo yenu isenza sifunde kabanzi kubaculi🙌🙌🙌🔥🔥🔥🔥🔥
@sphamandlahlongwa3724
@sphamandlahlongwa3724 2 жыл бұрын
Thank you,angimnaki kakhulu lomfo kodwa owokqala umaskandi engimuzwa ekhuluma ngenkinga edalwe o"qhawelami" kumaskandi,syafa impela ama sales yinto ye loyalty
@bendalomediaproductions
@bendalomediaproductions 2 жыл бұрын
Bengingamnaki impela uDlubheke kdw hhay uhlakaniphile ngzozama ukumeseka online impela ngimu stream ko KZbin nako Spotify 🙏
@LordOfMkuze
@LordOfMkuze 2 жыл бұрын
Nami mft 🤝
@ewandy.k2371
@ewandy.k2371 2 жыл бұрын
Eyiii ngimkhonzile kodwa lomfo madoda ey, angazi ngingenza kanjani ukuthi umculo wakhe uthengise ngokwezinga olifanele, udlubheke akahlulwa muntu lah emculweni 🤞
@bongavictor2663
@bongavictor2663 2 жыл бұрын
Uqinisile mfo iyagijima lensizwa yakwaKhuzwayo kade ngayizwa mina👌
@simelanemediaandcommunications
@simelanemediaandcommunications 2 жыл бұрын
Mina ngiyayivuma lenkabi, ishayile kule album yayo entsha!!!!👏👏👏👏
@nyembehs
@nyembehs 2 жыл бұрын
Ngiyaqala ukubona uDlubheke ehleka 🤞
@poison355
@poison355 Жыл бұрын
Iynsizwa lez
@Khetha84
@Khetha84 3 ай бұрын
Cha nam ngiyaqala ngqa
@fanelesibonge2844
@fanelesibonge2844 2 жыл бұрын
kunini ngiyilindile le interview, Dlubheke insizwa ipela
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi 2 жыл бұрын
Yazi uqinisile uDlubheke! Kwesinye iskhathi ike ikufikele ebusuku uthi uyavuka ek’seni usuyilibele luckly mawuyirecordile efonini iyabuya😅🔥🙌
@vusumuzisithembisomasuku2123
@vusumuzisithembisomasuku2123 2 жыл бұрын
Inamandla leTv majita,up Mfoka Khuzwayo
@zubenathizubra9604
@zubenathizubra9604 2 жыл бұрын
Ai bafe2 combination yenu inzima kakhulu buka nje irealy tv 1 isiyi number 1 KZbin channel
@ntombifuthindlovu3509
@ntombifuthindlovu3509 2 жыл бұрын
Well done Dlubheke uyindoda ukhuluma into e clean keep it up 🙏
@menzinkomo4906
@menzinkomo4906 2 жыл бұрын
Uneqiniso nje udlubheke salute bafo
@khulekanimlungisi3652
@khulekanimlungisi3652 2 жыл бұрын
Abantu abafana noDlubheke bayazondwa ngoba bafuna ukuhambisa yonke into ngeqiniso
@winilengobe2506
@winilengobe2506 2 жыл бұрын
A very humble guy. Dlubheke
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi 2 жыл бұрын
Le iNterview🔥🔥🔥Real TV1 Ningabe nisayiyeka lento yama podcast🙌🙌🙌 Ngiyafisa kenilande nonjiniya nabadlali bama instruments kuMaskandi njengo, Phathaphatha, Jay Jay, Thuthani, Madoda Ntshingila njll. Labantu baneqhaza elikhulu kanti ngiyathemba kukhona nolwazi esingaluthola kubo☺☺💯🙌🙌
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu... Khuleka wena bazo fika, ungasabi
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi 2 жыл бұрын
@@RealTV11 Ngiyothokozaa☺💯🙌🙌
@gxobinjasambemntungwa9694
@gxobinjasambemntungwa9694 2 жыл бұрын
Ningamkhohlwa uMzamo ngiwuthanda kakhulu umsebenzi wakhe
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi 2 жыл бұрын
@@gxobinjasambemntungwa9694 Impela Mntungwa!💯🙌Ikakhulu laba asebemnkantshubomvu siyacela impela ukubabona...kuningi esingakufunda kubo😊🙏
@Zangwest
@Zangwest 2 жыл бұрын
@@RealTV11 ngingajabula kakhulu labantu nam ngiyavuma mkhulu umsebenzi abawenzayo yet they dont get i recognition le abayideservayo plz ake nibalande awubheke kwi Keyboard kade evalile uPhathaphatha kodwa muva nje uze mawala u Jay Jay umfo ka Mbuthuma
@djlight5694
@djlight5694 2 жыл бұрын
Bafowethu lumnandi uhlelo lweni niqhubeke njalo, niphethe inkunzi lapho ngifunde okuningi kuyo noma ngenza Uhlobo oluhlukile kumaskandi but ngifunde lukhulu kuye engathi I album azoyikhipha angayithola I support emfanele kusekuningi angakwenzela Indima yomculo ngeqiniso analo nesibindi anaso phambili ngeMinister👑❗
@amandlaobucikotv8626
@amandlaobucikotv8626 2 жыл бұрын
UDlubheke, uphiwe enqondwen, ngithanda indlela aphendule ngayo
@mthandeningubane7301
@mthandeningubane7301 2 жыл бұрын
Bafwethu oQhawe lam bawbulele umculo wethu kaMaskandi ay Asbuyeleni emasisweni bafwethu,sesekeni bonke abaculi ngokufana
@SipheleleGumede-w3q
@SipheleleGumede-w3q 2 ай бұрын
Dlubheke ukhuluma iqiniso mfethu ngiyabonga sengathi ungahlala njalo eqinisweni lona obongayo uMakhalesondela mfoka Gumede phansi le ejozini 🙏🙏❤️
@jobesithole3098
@jobesithole3098 2 жыл бұрын
Asbonge ngamagama ahlabahlosile mfokaKhuzwayo 'power' mf2.
@thamikunene5131
@thamikunene5131 8 ай бұрын
Uyiciko Dlubheke indlela ophendula ngayo, ikhomba ukuthi umqondo wakho uvuthiwe kwindima kamaskandi. Okwamanje ungawuyeki umculo qhubeka uza kahle kakhulu. Ngiyabonga.
@oscarntokozo5425
@oscarntokozo5425 2 жыл бұрын
Awuthi ke ngikhulume iqiniso nami from the side of abalandeli, bafwethu siyathanda ukuxhasa abaculi bonke ngokulinganayo kodwa ngeshwa ngeke kwenzeke ngoba Maskandi mkhulu kakhulu unabaculi abaningi futhi CD ibiza R100. For a example December uthola kukhiphe, uMthandeni, Khuzani, Dumakahle, Mdumazi, abafana bakaMgqumeni, etc. How much is that? Siythathaphi leyomali? Ukuba neqhawe ngikugxeka ngokulwa kuphela kodwa kwenza umuntu azazi yena uzothenga CD kaban nekabani. Dlubheke uhlalaniphile uma ufuna uxhaso khipha wedwa njengoba enza nje lapho ke ngizoythenga USB or CD lakhe ngoba uyena kphela okhiphile, ngale kwalokho ngicela ningafanisi uMaskandi namanye amaGenre ngoba awafani. Maskandi is too big very big Mgqumeni noMtshengiseni bayenza indaba
@zimelemalinga8204
@zimelemalinga8204 2 жыл бұрын
Bhuti uqinisile ngiyaqala kumaskandi ukuzwa impendulo emfisha e simply. Enomqondo ephusile
@alaaalaa5077
@alaaalaa5077 2 жыл бұрын
ضض
@phathizwentuli8147
@phathizwentuli8147 2 жыл бұрын
Uqinisile kakhulu kulokhu mfowami okushoyo.🔥🎵🎹
@fikagwala5810
@fikagwala5810 3 ай бұрын
Kahle kahle nansi iNkosi kaMaskandi ❤
@lungisaphazamisakaqulu88
@lungisaphazamisakaqulu88 2 жыл бұрын
Yamnandi interview 🙌 🔥
@ericeric6476
@ericeric6476 17 күн бұрын
WALIKHULUMA INQINISO QHAWE NOMA BANGALIFUNI NJE ABANYE INQINISO NGIYABONGA NKUNZI 🙏🙏🙏🙏
@nhlanhlanxele8451
@nhlanhlanxele8451 2 жыл бұрын
Ngijabuliswa ukuzwa ukukhuluma okumnandi kuka_Dlubheke wenza uvele umkhonze futhi umazi...mina sengike ngambona futhi ngaxhawula kuye sisekhaya lakhe kwa-Khuzwayo kunomcimbi namanje ngisajabule ngalokho. Mfwethu uphile nje sikukhonze kakhulu.
@masixteen2982
@masixteen2982 Жыл бұрын
Ngzoke ngimeseke lombhem iyaphila into aykhulumayo🌹
@sabelozulu2780
@sabelozulu2780 2 жыл бұрын
Ngiylinde ngamehlo abomvu le album ka Minister
@sandilembatha5683
@sandilembatha5683 2 жыл бұрын
Ayy ulimele iqiniso kulomculo osewonakele mfoka nondindwa🙌
@Mashobane_Nyandeni
@Mashobane_Nyandeni 2 жыл бұрын
Uqinisile u Dlubheke lento yemfaniswano iwubulele umculo kakhuuuulu.
@mluwakwashezi
@mluwakwashezi 2 жыл бұрын
Nazooke lento engihlale ngiyisho umculi mayeya estudio nje akahambe yedwa indaba yenqwaba ayy👐 “Umculo uyimfihlo” 💯
@georgebuthelezi8057
@georgebuthelezi8057 2 жыл бұрын
Kshuthi umculo wabulawa uGcwensa noMgqumeni ke ngoba oqhawe lam bafika nabo
@lindamkhululi4961
@lindamkhululi4961 2 жыл бұрын
Kodwa ke mina ngibona sengathi bawuthuthukisa kakhulu kwaveza amandla abaculi ngoba ey abaphathi babaculi bebezidla izimali buka nje oShwi noMtekhala kodwa lamadoda omabili futhi nje iNdlunkulu yonke ay siyabonga basebenze kakhulu amagama alabantu cha awuseb3nzele ukudlula wonke umuntu ukuze namhlanje sibe nabaculi abanje ngalesimo sabo siyabonga
@mdukhanyile4160
@mdukhanyile4160 2 жыл бұрын
Yibo vele abawubulala yayingekho lento ngezikhathi zomfazi omnyama, phezekhemisi, mfiliseni magubane etc
@NothandoZungu-y8g
@NothandoZungu-y8g 4 ай бұрын
IQiniso lelo wafa lapho umaskandi okunye futhi okubulala lomculo Tito le ayishoyo uDlubheke yabantu abanoconnection baningi abaculi abaculi kahle kabi kunoqhawelami Kodwa abaziwa ngenxa yencindezi yabo nje UGatsheni bengihlale ngiwuzwa umculo wakhe kodwa ubengafikil ezingeni elimfanele ngoba nadume ngayo uyayizwa insizwa besibhodla ukuthi cha ngathi aniboni
@melikhayahGasah
@melikhayahGasah 2 жыл бұрын
WEZINSIZWA ze Realtv1 akenilungise I office lenu liyashisa, ngiyaysaba into eyayjulukwa u Welile
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
Usuke weza yin? 🤔 Waz ngani liyashisa?
@melikhayahGasah
@melikhayahGasah 2 жыл бұрын
Ngibona nijuluka nawe nawe Kade ujuluka uhlelo lusaqala
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
@@melikhayahGasah sidlugologo lana.. Aw ufike nawe sizojabula
@egibhithe3461
@egibhithe3461 2 жыл бұрын
ayikho into esingayisho ku real tv 1 njengabalandeli ngaphandlekokuthi sithi siyabonga inhle into eniyenzela umaskandi
@phumlanisphamandla5313
@phumlanisphamandla5313 Жыл бұрын
Dlubheke Nsizwa ngikuthwesa uphaphe lwegwalagwala 🙏🙏🙏
@SipheleleGumede-w3q
@SipheleleGumede-w3q 2 ай бұрын
Njengami nje mfethu uma ngilalele umculo wakho ngikhumbula umuhle ngikhumbule umahawukela ngikhumbule inhova😭🤞🤞🤞manje ngiyacela ungawuyeki futhi singamanguni usimele izwelonke
@sibusisomkhize1800
@sibusisomkhize1800 9 ай бұрын
Ngikufisela inhlanhla mfethu Dlubheke kwezomculo, ngathi ungadlondlobala uyephambili.
@mthokozisimqondisichannel8999
@mthokozisimqondisichannel8999 2 жыл бұрын
Ayii uqinsile mfoka nondindwa ngimncane kodwa ngyawuthanda omdala umculo futhi ngyayithola leyonto kuwe lokhu kwangempela futh
@SaProtection-q3s
@SaProtection-q3s Ай бұрын
Dlubheke uyinsizwa mfwethu
@sthabisosibisi9350
@sthabisosibisi9350 2 жыл бұрын
Aw bakit umfoka NONDINDW , best interview ever!!
@ayabongangqongela1390
@ayabongangqongela1390 2 жыл бұрын
Hayi Ndiyekuva Mna #Dlubheke yonke into uma uyenza kumele uyizwe ngaphakathi and uma into ingasekho ngaphakathi akukhonto ungayenza. Mna EC umculo wakho ndiyawuthanda kakhulu ndisenawo wonke ndiyadana uma uthi uyawuyeka umculo💔💔💔💔.
@lindokuhleschomane8984
@lindokuhleschomane8984 2 жыл бұрын
WAZE WAKHULUMA KAHLE DLUBHEKE WANGAGCOLISA MAGAMA BANYE BACULI CLEAN INTERVIEW #REAL_TV1
@philangezwizondo2719
@philangezwizondo2719 2 жыл бұрын
Khululeka Minister ngizoyithenga I CD yakho mfowami!!
@ZWIDEFILMS
@ZWIDEFILMS 2 жыл бұрын
Amnandi wonke ama Podcast eReal TV1 🙌🙌🔥🔥🔥🔥🔥🔥
@mondlimpanza802
@mondlimpanza802 2 жыл бұрын
Mina ngingajabulela I USB Ka Dlubheke bafethu umkhaya loyo.
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
Noted
@xolekamarwanqana1608
@xolekamarwanqana1608 2 жыл бұрын
mmmm iyiphuzo ku real tv 1aningi meme phela ngizophuza nje 😁😁😁😁😁😁
@manziniwaterson6740
@manziniwaterson6740 2 жыл бұрын
Windoda mfoka NoNdindwa✊
@sizwembongwa9617
@sizwembongwa9617 2 жыл бұрын
sibonge inter view emnandi.senongibalake lapho zinsizwa uma seniwinisa i album ye Minister
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
Noted... Siyabonga
@lunganisimanga9415
@lunganisimanga9415 2 жыл бұрын
Khuphuka real TV 1, great interview.
@kingbhungane1418
@kingbhungane1418 2 жыл бұрын
This is what you can an interview!!
@BIYELA
@BIYELA 2 жыл бұрын
Yakhuluma madoda lensizwa syabong kakhulu ukuslandel udlubhek👏
@giftchule8075
@giftchule8075 2 жыл бұрын
Ngicela ningiwinise nami. Kona ke umculo ngiyaweseka nakuma download na online.
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
Noted
@anelemasondo7429
@anelemasondo7429 2 жыл бұрын
Uyishaya eskhonkosini uDlubheke ,indaba yamaBookings kumaSkandi Samele ilungiseke nemali abaqashwa ngayo incane kakhulu
@similogumede1372
@similogumede1372 2 жыл бұрын
Dankie syabonga kuba ne Minister 🙌
@mlayzagidela1211
@mlayzagidela1211 2 жыл бұрын
Ngithole elinye i side lalendoda🤘🤘
@nkanyisontuthuko4521
@nkanyisontuthuko4521 2 жыл бұрын
Iyamthanda uMthandeni kodwa lendoda😂😂
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
Ubani lowo 🤔
@SipheleleGumede-w3q
@SipheleleGumede-w3q 2 ай бұрын
Mfethu zama ungiculele nodumakahle nomzukulu kanye nokhuba yey ibhomu elingaphuma lapho ungamshiyi nomfokamiss🙏🙏🤞🤞🤞🤞🤣
@dhivanganpath8110
@dhivanganpath8110 19 күн бұрын
Selokhu ngamthanda esagidela umgqumeni❤
@mandlachala8082
@mandlachala8082 2 жыл бұрын
Cha Muhle umsebenzi wenu bafowethu. Umfoka Khuzwayo yindoda! Izothile iyahlonipheka!
@sabelooscar7077
@sabelooscar7077 2 жыл бұрын
🙌🙌🙌amazwi akho akhomba ukukhula okuyisimanga mfoka nondidwa
@STHEMBISONdimande-d4c
@STHEMBISONdimande-d4c 2 ай бұрын
Ay uDLUBHEKE usekhombisa ukukhula ft nokuba mkantshubovu endimeni yomculo sidinga iZinsizwa ft amadoda anjengalawa endimeni ngoba umculo wesintu ufekanjena namhlanje ingenxa yalobuwesheweshe obavela endimeni
@LindokuhleMkhwanazi-i1q
@LindokuhleMkhwanazi-i1q 10 ай бұрын
Best interview mfoka Khuzwayo
@Zibula-vf2sh
@Zibula-vf2sh Ай бұрын
Ubheke ku30?
@Mzilankathi
@Mzilankathi 2 жыл бұрын
Ngiyakuzwa mfoka Khuzwayo
@sanelemsibi3882
@sanelemsibi3882 2 жыл бұрын
Real TV muhle umsebenzi wenu mina ngi concern ngama microphones wenu. I watch almost every episode. Can you guys invest in better quality microphones especially for i co-host. Sibonge
@bongavictor2663
@bongavictor2663 2 жыл бұрын
Uyinsizwa Dlubheke futhi ingoma uyayishaya mfo mina kade ngakuzwa akesilivume nje iqiniso nathi singabalandeli siyamosha ngalento yokuba namaqhawe ethu iyabalimaza abanye abaculi crc
@musasiphosakhe9485
@musasiphosakhe9485 2 жыл бұрын
Sacela ukuwina🥳🤲
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
Noted
@simphiweraymondmajola375
@simphiweraymondmajola375 2 жыл бұрын
Awu ngilithanda iqiniso le V6 madoda cha ikhulule kakhulu emqondweni, thina sisho ngqholo ngoba sidila ngo-original woza 1st April sikulindile
@laphili
@laphili 9 ай бұрын
Ngeke isalungiseka lento yabo Qhawelam ibuhlungu 💔🇿🇦💿🎙
@JothamiMncwago-xb9xb
@JothamiMncwago-xb9xb 2 ай бұрын
Uqinisile uDlubheke oqhawe lami bawubulele uMaskandi
@SipheleleGumede-w3q
@SipheleleGumede-w3q 2 ай бұрын
Please bafo ungawuyeki sikhona siyakuthanda kakhulu 🤞🤞🤞💯🙏🙏
@khonziwendlovu9006
@khonziwendlovu9006 2 жыл бұрын
UDlubheke unolwazi oluningi olungathuthukisa abaculi abaningi abasafufusa, nendlela aphendula ngayoiyakhombisa ukuthi ukhulile futhi kudala afika kulendima yomculo
@nhlanhlavezi8178
@nhlanhlavezi8178 2 жыл бұрын
Ay lensizwa ikhuluma iqiniso 🙌🙌
@sibonisozikhali6334
@sibonisozikhali6334 2 жыл бұрын
Manje weNtombi zimbonga ngeData wasukhuluphal kangaka yini cela ungikhonzel lapho kumkhaya Doubheke
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
🤣🤣 Yey ngiyajima mina... Zokukhonzela
@lungelomlambo5270
@lungelomlambo5270 3 ай бұрын
Unesisoka bhuti omdala🤝
@ayabongangqongela1390
@ayabongangqongela1390 2 жыл бұрын
Ndiyayithanda lento yama USB kumele USB ibewu R200 ingasiza abaculi yazi💯💯💯
@sbongisenikhuzwayo4889
@sbongisenikhuzwayo4889 2 жыл бұрын
Siyabonga lapho kumfana wakwaNqulu 💪❤
@thobaningidi7220
@thobaningidi7220 2 жыл бұрын
Ngibonga ukubiza leliqhawe, kodwa lendoda efake umqhele iyaxina ngemibuzo ayivuthiwe ayifunde ukubuza amacike
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
Aw ukhala ngemibuzo? Kani Dlubheke bezeleni.. Please make me understand I'm so lost Mf2
@nhlakaniphobuthelezi1647
@nhlakaniphobuthelezi1647 2 жыл бұрын
Akamlindi umuntu aqede inkulumo yakhe nami ngiyakunaka kuma-interviews eniwenzayo
@oversizexulu4374
@oversizexulu4374 2 жыл бұрын
This makes sense from A-Z
@myalomhledzanibe3510
@myalomhledzanibe3510 2 жыл бұрын
sanibonani, uMtshatomhle Dzanibe lona waseMZIMKHULU, cha ikhululeke kamnandi lensizwa yakwaMNGUNI.
@manqobadlamini5397
@manqobadlamini5397 2 жыл бұрын
hmm iqiniso ku dlubheke bafana bakithi
@sabelondwandwe2584
@sabelondwandwe2584 2 жыл бұрын
Zimbuka nge data ,ngicela ungibekele leyo USB ngizoyithenga
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
Noted
@hlalanathikhanyi8341
@hlalanathikhanyi8341 2 жыл бұрын
Best interview
@sbusisosokhulu7207
@sbusisosokhulu7207 2 жыл бұрын
Cha Mina ngiyavuma mfoka Khuzwayo ku live ushiya usigezile, and usukhulile emqondweni, Yacela ungaqale uyeke mf2 uyanambitheka umculo wakho
@simphiwemakhaye602
@simphiwemakhaye602 2 жыл бұрын
Niyaphuza uku Upload kodwa kunini silindile usuku lonke. At least niUpload ngo18:00
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
🤣🤣🤣🤣🤣🤣 Lol u khalelani kodwa 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🙈
@gxobinjasambemntungwa9694
@gxobinjasambemntungwa9694 2 жыл бұрын
Bo maskandi anophuma njengo Big Zulu niyemazweni niyathandwa ngaphandle ningayenzi Mali
@dulasevenmduumhlongo293
@dulasevenmduumhlongo293 2 жыл бұрын
Ubeka amaphuzu dlubheke
@vuyotervin6292
@vuyotervin6292 2 жыл бұрын
Up Dluuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuu
@kingbhungane1418
@kingbhungane1418 2 жыл бұрын
Honest and realistic.
@jabulanimsiki1434
@jabulanimsiki1434 2 жыл бұрын
Uzele uShobeni ngezinsizwa zakhe khuphuka Dlubheka
@lethusibiya3949
@lethusibiya3949 2 жыл бұрын
inamandla! ngakhumbula umdumazi.... iqhawe lami.... zyaphusha lezinsizwa
@NtombithiniNgubane
@NtombithiniNgubane 9 ай бұрын
Uyinsizwa kodwa mfoka Nondindwa🤝
@thulebonamahaye
@thulebonamahaye 2 жыл бұрын
This is a very good interview 🙌
@thobilengubane6867
@thobilengubane6867 2 жыл бұрын
Akyona ndawo yokuyogqemeza eStudio🤣🤣🤣🤣🤣
@qinisombatha7860
@qinisombatha7860 2 жыл бұрын
Real tv1 ningenhla ngbuk okungama views kuyazinyukela nje.
@nkanyisosithole3460
@nkanyisosithole3460 2 жыл бұрын
Yamnandi interview neMinister lensizwa i relaxed ength namanye amaciko engafunda kuthi uma emenyiwe kwi interview abe yiwo nje engabi tense uDluh uphendula yonke ukhululekile noma etalabha kodwa futhi utalabha kamnandi
@vuyaniqiniso4218
@vuyaniqiniso4218 2 жыл бұрын
Soneseka kanjani nisahlulwa ukusiFollower back Kuma Social media 🤔⁉️⁉️😎
@RealTV11
@RealTV11 2 жыл бұрын
Ku Tiktok or Kuma social media?
@sphelelebuthelezi3754
@sphelelebuthelezi3754 2 жыл бұрын
Kusebenza izwi baba😂 ai umqondo
@Sibusisomlando
@Sibusisomlando 5 ай бұрын
Vele ingqongqo bayithatha baningi wagijima kakhulu lapho mfoka Khuzwayo😂😂😅
Benjamin Dube ft. Hlengiwe Mhlaba - Kubobonke OThixo (Official Music Video)
15:28
Dube Connection Enterprise
Рет қаралды 5 МЛН
Quando eu quero Sushi (sem desperdiçar) 🍣
00:26
Los Wagners
Рет қаралды 9 МЛН
AKILI MIA NA MCHIZI MOXIE PART 2
29:19
Akili100_ Asili100_Platform
Рет қаралды 484
Maskandi Friday Live with: Umntuyenziwa & Falabo Khuzwayo.
2:06:10
Gezani Media Productions
Рет қаралды 140 М.
INKOS'YOKUGODUKA 2024 EP PROMO
3:02
Qedas Media Productions
Рет қаралды 4,8 М.
Fusegi Ngempela Manje!
10:20
LIMIT NALA - Topic
Рет қаралды 4,2 МЛН
Dlubheke Best Live Performance at Ngizwe Mchunu Maskandi Festival
25:45