Rev Dube owabusiswa u Mqali wendlela ngqo‼️ | Exclusive Talk | Shembe uNyazi Lwezulu

  Рет қаралды 18,693

Indabenkulu

Indabenkulu

Күн бұрын

Пікірлер: 100
@CeboMpofana
@CeboMpofana 2 ай бұрын
Let just subscribe 😊😊😊
@CeboMpofana
@CeboMpofana 2 ай бұрын
Uphinde umthole noma wu 3 hours loMfundisi ngane yakwethu....Ngiphinde ngicele usitholele uMshumayeli uLuthuli impunga waseShowe uma esaphila😢😢 baphethe izaqheqhe❤❤
@DimakatsoSmaye
@DimakatsoSmaye 2 ай бұрын
Baba mfundisi ngilalele indaba ezimnandi zeNkosi ubaba uMqali we Ndlela uShembe Oyi NGCWELE!!!..AMEN.
@SiceloGivenDlamini
@SiceloGivenDlamini 2 ай бұрын
Indabenkulu media, sizoyeseka noma kunjani kumele ihlezi isebenza❤❤. Sifunda lukhulu ngayo yize sisemazweni akude lapho okukhona khona Indabenkulu⚡️
@MrKwaziZungu-r9j
@MrKwaziZungu-r9j 2 ай бұрын
Ewu Bafwethu zamnandi izindaba ❤ Zika NKULUNKULU wethu ❤ Udlile umphefumulo ❤❤
@luciakhumalo36
@luciakhumalo36 29 күн бұрын
Ameeen.. Ndaba ezimnandi ziseku Phakamen
@philzungu2602
@philzungu2602 2 ай бұрын
Haibo 1933 usabukeka e fresh ngathi ukuma 60’s ngiyabuyeka utshwala from today at least angibhemi.
@babongilemadikizela9631
@babongilemadikizela9631 2 ай бұрын
😂😂😂
@mgabadelikhuzulaka5642
@mgabadelikhuzulaka5642 2 ай бұрын
INKOSI IKUBUSISE UBUYEKE NGEMPELA
@baxolisiwelukhophe5647
@baxolisiwelukhophe5647 2 ай бұрын
ANGILONA I NAZARETHA KODWA THIS STORY IS VERY TOUCHING. AMEN
@musawenkosimahlobo
@musawenkosimahlobo 2 ай бұрын
Siyabonga mfundisi wenkosi ngolwazi olujulile kangaka nkosi ikugcine baba ❤
@khayelihledlamini4169
@khayelihledlamini4169 2 ай бұрын
Waw siyabonga nzwakele Mfundisi weNkosi kahle kahle besise Khenani sigxumeka amadokodo umfundisi wangixoxela lendaba waze wathi loludaba uyasa alunekele izwe waw siyabonga Ndabenkulu ngokusilethela loludaba.INkosi ilanga ngenkathi ithumela ukt uMfu afike kuyona yayivele yazi ukuthi isizohamba.Yase ithumela ukt uNzwakele ayiyele eNkosaneni yobuNazaretha khumbula phela ukuthi mhla iNkosi iLanga ibhabhadisa iNkosi yamaQadi yathi sengiyajabula manje ngoba sengiyitholile iNkosana yalobubuNazaretha ayike yasebenzake iNkosi yamaQadi njengokuhlela njengokufisa kuShembe owu Ngqo ebeka omunye uShembe owungqo okuyiNyanga yeZulu besebenzisa iNkosana yobuNazaretha eyabhajadiswa emini ka bhah eMzinyathi.Sekungeduka umuntu othanda ukuduka uShembe wangempela wuNyazi nje kwaphela Ameen
@MondliQwabe-sn3fh
@MondliQwabe-sn3fh 2 ай бұрын
Amen!!
@MuziwandileMkhize
@MuziwandileMkhize 2 ай бұрын
Imnandi indaba yasezulwini... besicela izinsimbi zingabi khona uma sekukhulumywa indaba enkulu kangaka, kahlehle umsindo nawo udala eyawo nje inkinga kungabe kusaba mnandi kahle lendaba. Siyabonga baba
@Thabzo514
@Thabzo514 2 ай бұрын
Uze ungikhumbule Shembe!!! Ngiza kuwe ngiyisoni, ngingafanelwe ngisho ukukubiza.
@mgabadelikhuzulaka5642
@mgabadelikhuzulaka5642 2 ай бұрын
Hawu bakithi sonke singabakhe futhi kusifane ukumubiza
@malusimavundla3979
@malusimavundla3979 Ай бұрын
Mmmmm Nkosi yami
@Silence46-1
@Silence46-1 2 ай бұрын
Uyasithanda uBaba uShembe siyabonga Nkosi yasEkuphakameni.
@SiphiweSimamane-n2c
@SiphiweSimamane-n2c Ай бұрын
Amen bantwana bakashembe ìmihlangano ka july sengiyihambe kathathu nginikelela utshwala ukubuyeka namanje ngisabuphuza namanje ngisalindile inkosi nami iyongikhumbula ngelinye ilanga❤
@nokubongamillicent5136
@nokubongamillicent5136 2 ай бұрын
Siyabonga Ndabenkulu uJehova usikhumbule njalo 🙏
@mkhwanazicebo4448
@mkhwanazicebo4448 2 ай бұрын
emu, isheshe yanqamuka . ingathi ibingaka u 1 hour soma u 2 or 3 hours. zimnandi izindaba zika Shambe. Syabonga muhle kakhulu umsebenzi bhuti.
@thandananimbambo1165
@thandananimbambo1165 2 ай бұрын
Imbuzo yakho Ndaba enkulu ishaya eskhonkothini, awnhlanhlathi🙌🏿 lolulwazi luyolapha abaningi
@madodablessing7874
@madodablessing7874 2 ай бұрын
Amen!!! Ayikhule Indabenkulu.
@PrincessNgcongo-xz2hi
@PrincessNgcongo-xz2hi 2 ай бұрын
Siyabonga ngobufakazi nami enginabo ngemsebeni ka Shembe
@minenhlezondi9275
@minenhlezondi9275 2 ай бұрын
URound 2 Siyazicelela❤️🙏
@EnqabeniFarmLifestyle-q5j
@EnqabeniFarmLifestyle-q5j 2 ай бұрын
Siyabonga baba. Sicela umdedele uMfundisi achaze kahle ungamngeni emlonyeni kakhulu
@nokwandangubane3928
@nokwandangubane3928 2 ай бұрын
Syabonga mfundisi wenkosi 🙏
@BhekokwakheKhumalo
@BhekokwakheKhumalo 2 ай бұрын
Udonse komkhulu umqingi namhlanj Ndabenkulu❤
@sbonelontuli5061
@sbonelontuli5061 2 ай бұрын
Aaa impunga zakith ezazikhona emandulo
@Cvx44
@Cvx44 2 ай бұрын
Sibonge Indabenkulu 🙏
@LiyabonaMliswa
@LiyabonaMliswa 2 ай бұрын
Amen siyabonga lulwazi olubanzi olu
@SphamandlaLinda-v4t
@SphamandlaLinda-v4t 2 ай бұрын
Baba uDube akakhohlw ngalesoskhath usemdala ustrong sekukhothame amakhosi amathathu phambikwakh lokh kushokhon ukuth usekhulile
@nokubongamillicent5136
@nokubongamillicent5136 2 ай бұрын
Bathini abasemhlaban bathi asikho ezulwini singam Nazareth siya esihogweni siyokukhonza Shembe wethu Nyazi Lwezulu ngoba thina siyazi sikophelele uwu Nkulunkulu ku thina 🎉❤
@KhanyisaniSigwebela
@KhanyisaniSigwebela 2 ай бұрын
Ushembe uwunkulunkulu ningadidiswa wo enigma plz
@babongilemadikizela9631
@babongilemadikizela9631 2 ай бұрын
😂😂😂😂
@MthokozisiPrinceMkhwebane
@MthokozisiPrinceMkhwebane 2 ай бұрын
uyabhimba mkhaya
@pamellamahlaba4654
@pamellamahlaba4654 2 ай бұрын
USHEMBE uyabangcina abantu bakhe ukuze umsebenzi wakhe uhlale ubatshazwa njalo
@BonganiMankapela
@BonganiMankapela 2 ай бұрын
Siyabonga ndabenkulu🙏🙏🙏🙏
@fundidlamini9019
@fundidlamini9019 2 ай бұрын
uShembe syamuzwa ezinhlizweni zethu kodwa inyama yethu iyamziba😢
@mpilogumede3884
@mpilogumede3884 2 ай бұрын
Ngaze ngabusiseka🙏
@nompilozandile2557
@nompilozandile2557 2 ай бұрын
Amen🎉
@CphesihleNdlovu
@CphesihleNdlovu 2 ай бұрын
Part 2 please
@SwenkaGhabhadiya
@SwenkaGhabhadiya 2 ай бұрын
Siyabanqoba 🙏
@ingridradebe3729
@ingridradebe3729 2 ай бұрын
Beautiful ❤❤❤
@stationmkhize2758
@stationmkhize2758 2 ай бұрын
UShembe uNkulunkulu
@mzamosibiya99
@mzamosibiya99 2 ай бұрын
UShembe aze anibusise ngomsebenzi omuhle. ❤ Ukulungisa nje: iNkosi iLanga yakhothama ngo 19 December 1976
@Indabenkulu
@Indabenkulu 2 ай бұрын
🙏🙏🙏
@ThokozaniChamane
@ThokozaniChamane 2 ай бұрын
Indabenkulu 🎉 amen
@SyamthandaMpanza-zk7ur
@SyamthandaMpanza-zk7ur 2 ай бұрын
Amnandi amazwi ❤
@mavukavukani2183
@mavukavukani2183 2 ай бұрын
Umkhulu wayeyi shain lad mvangeli wami
@nkosingiphiledlamini5278
@nkosingiphiledlamini5278 2 ай бұрын
Inkulu indaba, shembe!
@nkanyisowele9578
@nkanyisowele9578 2 ай бұрын
Syabonga ngane zakwethu. Akenithole noMjadu
@umbukisobtv
@umbukisobtv 2 ай бұрын
Izaqheqhe 🎉 inkosi ikubusise mntanenkosi ukhule umsebenzi wakho wokuhambisa lelizwi lendabenkulu
@lwazibiyela-u5n
@lwazibiyela-u5n 2 ай бұрын
🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾
@nkosinathimbhekeni5983
@nkosinathimbhekeni5983 Ай бұрын
Siyabonga bhuti we Ndabenkulu media.🙏 Ngcela ukbuza ukuth ngingazithola kanjan lezinsimbi ezikhala kwi background?.
@MpumeDlamini-z8s
@MpumeDlamini-z8s 2 ай бұрын
SIFISO DLADLA NGICELA UNYAZI LUNGIKHUMBULE NJALO MINA NOMNDENI WAMI
@ayandasondezi1259
@ayandasondezi1259 2 ай бұрын
U Shembe uyayvusa imizi ime qingqo ngezwi lakhe thina sihluleka sihola iymali eynje ngey mali sinakho konke… Kodwa Yena ngoba UwNkulunkulu Umdali wezulu nomhlaba Afike nje nezwi Lakhe elilodwa vo “ Elithi iNkosi ikbusise “ ivuke ime qingqo… Ay bafana bakithi inkulu kakhulu lendaba
@PhilisiweKhawula-df3fy
@PhilisiweKhawula-df3fy 2 ай бұрын
Ngiyyakubongéla mfundisi ukuphila ngalendlela ukuhlonipha nokwazisa Abantu abadala usiphe umlando ubhale incwadi
@MlandoShezi-o7z
@MlandoShezi-o7z 2 ай бұрын
🎉❤
@sbonelonongele728
@sbonelonongele728 2 ай бұрын
Indaba enkulu siyabonga
@PrimroseZungu
@PrimroseZungu 2 ай бұрын
AMENI
@khanyisaningubane7409
@khanyisaningubane7409 2 ай бұрын
🙏🙏🙏🙏🙏
@stelladobe5922
@stelladobe5922 2 ай бұрын
Impela uShembe unguThixo uvela eZulwini
@MlungisiXaba-wd1zd
@MlungisiXaba-wd1zd 2 ай бұрын
🙏🏽
@sphephelomhlengidumisa206
@sphephelomhlengidumisa206 2 ай бұрын
❤❤❤🔥🔥
@CeboBiyela-s9q
@CeboBiyela-s9q 2 ай бұрын
Mina engikubukayo MaCingwana u Shembe akashitshi kushintsha inyama u UNyazi kusenguye uMqaliwebandla ngoba ukwazi konke okwenziwa uMqaliwebandla inkulu lendaba uShembe ayikhumbule indlu kababamkhulu uDumezweni
@nontlengambu8176
@nontlengambu8176 2 ай бұрын
Baxelele indaba zasezulwini
@PriscaNelisiweDunywa
@PriscaNelisiweDunywa 2 ай бұрын
Mina kwafika inkosi umqali wendlela wangikhombisa lakwaqala khona ushembe emngedeni langafika khona amanazaretha ngaya ekuphakameni ngakonekela aqala izinto zami zavuleka
@selulekomagubane949
@selulekomagubane949 2 ай бұрын
part 2 ???????
@ThandiMalaza
@ThandiMalaza 2 ай бұрын
🙏
@NobuhleBusani-su8lz
@NobuhleBusani-su8lz 2 ай бұрын
Sicela nomfundisi Ngcwensa Gazi lami
@NduduzoKhumalo-ex2jo
@NduduzoKhumalo-ex2jo 2 ай бұрын
Bese kuba khona abantu abathi ayivalwe INDABENKULU MEDIA ekubeni isilethela indaba ezinkulu kangaka
@mawandekolisi693
@mawandekolisi693 2 ай бұрын
Kodwa kufanele iyeke lento yayo yokhuluma sisalalele, njengamanje uyakhuluma uMfundisi weNkosi nayo image ithi indabenkulu 😢
@sifisomqina7985
@sifisomqina7985 2 ай бұрын
Kodwa sabanjani sithanda ukugxeka noma isidingo singekho. Ake sifunde ukuncoma bafwethu ngeke asikhulumeni nehliziyo zethu.
@ronniedlamini6986
@ronniedlamini6986 2 ай бұрын
Ngathi iNdabenkulu ingathula ilalele ngoba uyamdida uMfundisi nizinsimbi lezi ezikhalayo zithule angikulawuli mf2🙏
@Indabenkulu
@Indabenkulu 2 ай бұрын
Cool. But this was a Talk❤️ not an interview, we were just chatting.
@mpilogumede3884
@mpilogumede3884 2 ай бұрын
@@Indabenkulu Siyazithanda thina izinsimbi futh zikhala kahle zikhalela phansi, Nembuzo yakho futh ibalulekile cz ubuza loku esifisa ukukwazi. Syabonga kakhulu.
@thandolwenkosiradebe1280
@thandolwenkosiradebe1280 2 ай бұрын
UYAMULAWULA!
@manzini-nbc6150
@manzini-nbc6150 2 ай бұрын
Akamniki ithuba lokuthi umkhulu axoxe umlando, umxina nje ngembuzo futhi ugidagida endaweni eyodwa. Syabonga koda bantwana wenkosi
@siphosenkosizulu4801
@siphosenkosizulu4801 Ай бұрын
Ndabenkulu sifina ukulalela umfunisi ubothula silalele yena ungamphazamisi pls
@SbongileHadebe-m3x
@SbongileHadebe-m3x 2 ай бұрын
ei nkosi skhumbule
@mcabangelenimbathaemsinga4070
@mcabangelenimbathaemsinga4070 2 ай бұрын
Indabenkulu iphatha amanoni kuphela
@nontlengambu8176
@nontlengambu8176 2 ай бұрын
Mabamamele indaba zasezulwini
@zamokuhlembelu
@zamokuhlembelu 2 ай бұрын
Untanganye ne Nkosi u Thingo
@QinisoNdlela
@QinisoNdlela 2 ай бұрын
Ivelabehleke yagcina isale ngalena yini ngoba thina ebuhleni asayikhona?
@nkosinathiherpwell-sy3lp
@nkosinathiherpwell-sy3lp 2 ай бұрын
Sibonge
@scelokwakhekhwela5568
@scelokwakhekhwela5568 2 ай бұрын
Ngidle amaningi esakeni
@EricMthethwa-px9ly
@EricMthethwa-px9ly 2 ай бұрын
Yaze yamnandi Indaba Ka Nkulunkulu kodwa lo Nkosana ophethe uhlelo akayeke umfundisi weNkosi azikhulumele angalokhu emshusha siyaphazamiseka
@SiyabongaMngadi
@SiyabongaMngadi 2 ай бұрын
Awzamnandi iyndaba zakithi
@SiyabongaMngadi
@SiyabongaMngadi 2 ай бұрын
Syabonga Mtamande Dube elimthente
@nkanyisondlovu3151
@nkanyisondlovu3151 2 ай бұрын
Yangiphoxa ke indabenkulu ngiyikhonze kangaka,awaziwa unyaka okwakhothama ngawo iNkosi iLanga lamalanga
@Indabenkulu
@Indabenkulu 2 ай бұрын
@@nkanyisondlovu3151 lol. Ngeke ukwazi konke❤️ please educate us🤗❤️
@pfunzo1
@pfunzo1 2 ай бұрын
Ehh waze wayibeka kamnandi uMfundisi weNkosi.
@Njabulo-te9qb
@Njabulo-te9qb 2 ай бұрын
Waphinde waba umkhongi wenkosi iLanga umfundisi
@SbonisoSphesihle
@SbonisoSphesihle 2 ай бұрын
kdw nawe uyamphazamisa uMfundisi ngembuzo esachaza
@menzibhengu1594
@menzibhengu1594 2 ай бұрын
Muhle umsebenzi wakho ,besicela ulalele more ungajahi ukuphendula noma ukuxhuma indaba uvale nezi nsimbi silalele amazwi ne sounds e Authentic. Sicela nemibuzo kube imibuzo le ehlukanisa abantu manje ukuze sazi u Shembe wathini ngayo e.g utshwala,inkukhu,ne Zulu lomndeni nendlele yokwenza imicimbi ngendlela yasekuphakameni
@nkanyisondlovu3151
@nkanyisondlovu3151 2 ай бұрын
Ubeke kahle,lensizwa iyajaha ukuxhuma kanti ayilalelisisi kahle,ibuza igodle izimpendulo zayo, sengathi engayithinta leyomibuzo
@ezimnandkphela8474
@ezimnandkphela8474 2 ай бұрын
izwe lakithi kaMgai bakithi sekuseMzomuhle impela
@MveliMxokwana
@MveliMxokwana 2 ай бұрын
Imilando e Julile ngenkolo yobu Nzaretha l Shembe uNyazi Lwezulu
1:06:37
13 July 2024 REV JELE EKUSENI
57:34
SHEMBE: Dlakadla Video
Рет қаралды 41 М.
1% vs 100% #beatbox #tiktok
01:10
BeatboxJCOP
Рет қаралды 67 МЛН
Tuna 🍣 ​⁠@patrickzeinali ​⁠@ChefRush
00:48
albert_cancook
Рет қаралды 148 МЛН
How to treat Acne💉
00:31
ISSEI / いっせい
Рет қаралды 108 МЛН
Mom Hack for Cooking Solo with a Little One! 🍳👶
00:15
5-Minute Crafts HOUSE
Рет қаралды 23 МЛН
UNyazi: Indaba kaNkwanyane noShembe.
1:23:00
SiphilangoNyazi
Рет қаралды 119 М.
Mvangeli MBHAMALI | Sayishaya ngenansuka yafa!! | KWENZEKA KIMI | EPISODE 1
7:36
iSIGIJIMI Media 🔥🎥
Рет қаралды 7 М.
Ukhozi FM TV: Professor VVO Mkhize
1:04:21
Ukhozi FM TV
Рет қаралды 46 М.
MR KHOZA
26:35
GMAN MEDIA PRODUCTIONS
Рет қаралды 14 М.
SHEMBE UNYAZI INKONZO YOKUVAL EKHENANI
55:50
SHEMBE: Dlakadla Video
Рет қаралды 73 М.
Kanti ungubani uShembe?
6:05
My Nati
Рет қаралды 22 М.
Shembe: Rev Mlungwana (eBuhleni-23July2016)
1:15:19
Doctrine 2
Рет қаралды 38 М.
1% vs 100% #beatbox #tiktok
01:10
BeatboxJCOP
Рет қаралды 67 МЛН