RIP Bhejane (Sqiwini)

  Рет қаралды 24,338

Mthoko Ndlovu

Mthoko Ndlovu

Күн бұрын

Bekuyinsizwa impela le silimele ngokuhamba kwayo, akekho obelindele ukuth angenza into ebuhlungu kanje, awukho umphefumulo okufanele uthathwe ngomunye umuntu, sithi duduzekani mindeni elahlekelwe, Phephisani sengathi ningathobeka amanxeba mndeni waseHlokozi nomndeni waseMgangeni

Пікірлер: 81
@thembelanivezo2220
@thembelanivezo2220 17 күн бұрын
Sangoma .ntibane.bhejane kuphelile nge south coast umdlalo sobuyophinde ufane😭😭😭😭😭😭💔💔💔💔💔💔RIP BOBHUTI
@JabulaniMkhize-g7w
@JabulaniMkhize-g7w 17 күн бұрын
Aw uNtibane unjani ke yena cela ungivezela if ipic yakhe unayo
@Sanele-o6g
@Sanele-o6g 15 күн бұрын
Ai Ali phumule ngokthula iqawe lakithi ngibhlungu ngale nsizwa💔 e south cost seksele u maseven ezinsizwen ezidumile sesthembhe yen💔💔
@sfisombazini5824
@sfisombazini5824 17 күн бұрын
Ngidabuka eManguzi kanti-ke akukho ok'theni engikwaziyo ngom'dlalo kodwa ng'yakhumbula 2019 ngiyi fresh(a) eUKZN(Howard. C) ngiqala uk'hlangana nama video alolu hlobo ngathathwa ubuhle bemidlalo yezinsizwa engingabala uBhejane, uSeven, kanye noSangoma. Yibona kanye ebangenza ngay'thanda lento. Aw kohamba iy'nsizwa kosala izibongo. Lihambe kahle iqhawe suka! Bhejan'ephum es'qiwini🔥🔥🔥
@lwazisimanga1989
@lwazisimanga1989 14 күн бұрын
MAY YOUR SOUL REST IN PEACE M'FOWETHU, I'VE BEEN WATCHING YOU IN ESWATINI,😢😢😢
@zamakwandamemela6790
@zamakwandamemela6790 18 күн бұрын
Au Bhejane phum'esuqiwini kade bekuvalele Rest easy nsizwa yakithi buyiqhawe sonke siyazi,sohlala sikukhumbula nje,eu Bantu besifazane insizwa engaka madoda
@malibongwezulu1294
@malibongwezulu1294 18 күн бұрын
Umdlalo weNduku ngeke uphinde ufane 😢 lensizwa ilkhuphulile igama lomdlalo wenduku
@StickFight
@StickFight 16 күн бұрын
Kona kubi, ukhona ozovala iskhala saBhejane
@ndumisosicoto4512
@ndumisosicoto4512 14 күн бұрын
Liqiniso elungeke laphikwa😢😢😢
@BhekizizweMjoli
@BhekizizweMjoli 18 күн бұрын
Awhuuu kwenzekeni ngo bhejane udliwa yini
@sthembisoshandu8195
@sthembisoshandu8195 17 күн бұрын
Uzidubulile yena nentombi yakhe, uqale ngentombi wase ezidubula naye
@Phiri-wu1eq
@Phiri-wu1eq 17 күн бұрын
Sibongile Sthembiso👊🏾​@@sthembisoshandu8195
@LusindisoBuso
@LusindisoBuso 17 күн бұрын
Ukhuluma qiniso nba uyeyisa
@bhamuzasiphamandla5560
@bhamuzasiphamandla5560 18 күн бұрын
aw madoda kwahamba amaqhawe odwa izolo besibabaza uSangoma ewu
@sibusisomtshali605
@sibusisomtshali605 18 күн бұрын
Zofa insizwa kosala ibongo uyisqhwaga Bhenjane 😢😢
@mfundomfundo9841
@mfundomfundo9841 17 күн бұрын
Nkunzi kaBhejane CHOMOKUZITHELAYO Chamela'imanzi noma eyakabani
@SaneleNdlovu-vh7ng
@SaneleNdlovu-vh7ng 18 күн бұрын
Aw kodwa Bhejane Phum'esqiwini udliwe yini ngempela,eiy ngyawazi amagalelo alensizwa ko Sangcwaba😭😭
@sthembisoshandu8195
@sthembisoshandu8195 17 күн бұрын
Izibulele lensizwa nentombi yayo
@SIPHELELEBIYELA-zp1vt
@SIPHELELEBIYELA-zp1vt 17 күн бұрын
KwaQala kwaba uBHAYILESANGOMA manje sekungu BHEJANE ayikhona
@phumulanihlongwa7332
@phumulanihlongwa7332 16 күн бұрын
,Mina nje ngeke ngikhalele umntu ubulala intombi naye azibulale ebe enomfazi, ubuphukuphuku nje lobo.
@sthabisozaca6550
@sthabisozaca6550 11 күн бұрын
Aw! Kanti futhi ... Nx!! Ingakho sikhala nge Sangoma insizwa ensizwenj
@NokuthulaDlamini-td9ve
@NokuthulaDlamini-td9ve 18 күн бұрын
Thina sibuke kukhul kuwe kuningi esiyokukhuluma ngawe qhawe Lala uphumule mfowethu😢🫂
@KamoMoketjema
@KamoMoketjema 6 күн бұрын
Eish this man am always after his Vedio clips
@simstan5389
@simstan5389 17 күн бұрын
Kanti ukufa yinto enjani 😢😢
@NothandoButhelezi-vl9tp
@NothandoButhelezi-vl9tp 17 күн бұрын
Ngaze ngaphatheka kabi umuntu ngamazi
@MfankhonaNzimase
@MfankhonaNzimase 17 күн бұрын
Ayikho nsizwa ebidlala umdlalo oclean njengalensizwa ibingakurobhi ibikufaka umbazo nje 💔💔💔
@magwazakheswa254
@magwazakheswa254 17 күн бұрын
Kwaze kwabuhlungu ke ukuhamb kwalensizw yebo ukufa kwadalw yindlel yeth sonke kodw akukholakali
@SceloNdokweni
@SceloNdokweni 13 күн бұрын
May his soul rest well 😢😢😢😢😢😢😢😢🥺
@christdiedforoursins1467
@christdiedforoursins1467 13 күн бұрын
Sorry ,may he rest in peace ❤
@PrinceJangaza
@PrinceJangaza 18 күн бұрын
Into enothando inokufa futhi Lala uphumule Bhejane😢😢
@xolanijohnnkwanyana
@xolanijohnnkwanyana 18 күн бұрын
R.i.p bhejane umdlalo omuhle usidlalele
@thabanembhele7029
@thabanembhele7029 17 күн бұрын
Akusenani!!
@mzwandilenzuza608
@mzwandilenzuza608 16 күн бұрын
Eww yin ubegula yin u bhejane😢😢
@katlehokikine6350
@katlehokikine6350 18 күн бұрын
Hau banna 😢
@KwaneleNsindane
@KwaneleNsindane 15 күн бұрын
ULALE NGOKTHULA QHAWE LAKITHI UBUYI NSIZWA ENSIZWENI 💔💔💔
@AnnoyedBubbleTea-br7qi
@AnnoyedBubbleTea-br7qi 9 күн бұрын
Kwenzakeni kusangoma nini???
@AyabongaMadadase
@AyabongaMadadase 15 күн бұрын
Hay kodwa....
@simphiwelindokuhleNdebele
@simphiwelindokuhleNdebele 17 күн бұрын
Yiqiniso yini? Kwenzekeni bafowethu ngalensizwa?
@XolaniNkabinde-z8d
@XolaniNkabinde-z8d 17 күн бұрын
ibi clean induku yakhe shame
@zakhelesimelane684
@zakhelesimelane684 17 күн бұрын
😢😢😢😢😢
@Phiri-wu1eq
@Phiri-wu1eq 18 күн бұрын
whats wrong with this planet? Ah fok!😥
@ZinhleNxasane
@ZinhleNxasane 17 күн бұрын
😢😭😭😭😭😭
@zakhelembhele7046
@zakhelembhele7046 17 күн бұрын
Kazi zibulawa yini lezi zinsizwa ngempela? Pieterburg, Ntibane, Sangoma manje sekuwuBhejane! Ngibona manje nje
@AnnoyedBubbleTea-br7qi
@AnnoyedBubbleTea-br7qi 9 күн бұрын
Nosangoma akasekho??? Kwenzakalani kuye?
@MDlamini-i3x
@MDlamini-i3x 17 күн бұрын
😢awu madoda iqhawe elingaka lasphoxa bekuyinsizwa Lena yize ihambe kanje akufananga nobuqhawe bayo nenizwa ebinesbindi soyikhumbula ngomdlalo wayo omuhle
@sabelovilakazi3478
@sabelovilakazi3478 14 күн бұрын
Yini bekwenzenjani kodwa madoda ubulawe yini manje ubhejane?
@VukaniMavundla
@VukaniMavundla 4 күн бұрын
​@@sabelovilakazi3478udubule intombi yakhe wase ezudubula naye
@MongeziGwengu
@MongeziGwengu 17 күн бұрын
😢
@Thulz.
@Thulz. 9 сағат бұрын
Intsizwa yangempela ayimlimazi umuntu ongenama dla okuzilwela, ubhejane ukhombisile ukuthi ybengesiyo intsizwa le ibekuthiwa uyiyo. Indoda umuntu okwazi ukumelana nabo bonke ubunzima balomhlaba ngaphandle kokuzama ukwenza ngendlela esheshayo engalungile.
@thembacebo-zd6gi
@thembacebo-zd6gi 23 сағат бұрын
Idliwe yin lensizwa, ei umhlaba kaubongi 😢😢
@Mthobeleni
@Mthobeleni 8 сағат бұрын
Kodwa bekuyishinga lokhu kwakithi
@bonginkosimaphumulo2056
@bonginkosimaphumulo2056 13 күн бұрын
Induku yakhe ibi clean, kamshayi umuntu mase eluza ibalance, ubeyihlonkpha induku
@Itachi-zj9gl
@Itachi-zj9gl 18 күн бұрын
Awuu madod ay ngibuhlungu impela ngaleqhawe😭😭
@SphamandlaMhlongo-mm6pz
@SphamandlaMhlongo-mm6pz 17 күн бұрын
Ey Waze waphuka umoya wami thixo
@SiyabongaZulu-m6y
@SiyabongaZulu-m6y 18 күн бұрын
AWU! KODWA KUFA MFT ULALE NGOKUTHULA UBE IDLOZI ELIHLE KUMNDENI WAKHO UBE ISIBANI ESIKHANYISA NGAPHEZULU KWETAFULA KUBANTABAKHO💔💔💔💔
@nhlakaniphombatha5769
@nhlakaniphombatha5769 13 күн бұрын
Uphumule ngoxolo ndoda yamadoda 🙏😢
@NtokozoNkonzo
@NtokozoNkonzo 14 күн бұрын
😢😢. 😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢
@sihledanisa2951
@sihledanisa2951 13 күн бұрын
Ngaze ngayizonda ifebrry
@NhlalabeyshikizaMchunu
@NhlalabeyshikizaMchunu 17 күн бұрын
Zahamba inkunzi ebebgigabebgazo kfike kwahamba usangoma naye ehambangaso isbhamu sekuhambe umkhaya uBhejane manje sesiseleno mfoka makholwa ayahleba kphela
@BathiniJabulileNtshangas-iy5yh
@BathiniJabulileNtshangas-iy5yh 17 күн бұрын
Intibane is ekhona kodwa nomaseveni maseku nje bandla
@skkunene536
@skkunene536 15 күн бұрын
Kanti wenzeni
@NtokozoNkonzo
@NtokozoNkonzo 17 күн бұрын
😢😢😢😢😢ngihlulwa ngisho nakhuluma
@CalvinSingo-h2d
@CalvinSingo-h2d 14 күн бұрын
Rip
@ThabisoShoba-ed6mg
@ThabisoShoba-ed6mg 18 күн бұрын
😢😢r.i.p Msomu ngiphelelwa amazwi bhuti
@FezelaJobe
@FezelaJobe 18 күн бұрын
Ngiphelelwe amazwi noskhumba abasekho
@MabuthoMzobe
@MabuthoMzobe 18 күн бұрын
Hau, south coast kuphelil ngay Sangoma and Bhejan bebe simele KwaZulu north coast,phumula ngokuthul nsizw yakithi
@BathiniJabulileNtshangas-iy5yh
@BathiniJabulileNtshangas-iy5yh 17 күн бұрын
Kwaze kwangehli kahle ma kukuthi lababhem abasekho umaseveni useseleyedwa noqaphela
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge 18 күн бұрын
Aw uBhejane kodwa bakithi ubegula yini Nkosi or kumzumile nje aw ngoba ukufa madoda kuyinuku
@Deonmbhala
@Deonmbhala 17 күн бұрын
Hlokozi entapha kanye ne south coast yonke ilahlekelwe nje iqhawe😢
@khethabantu228
@khethabantu228 13 күн бұрын
Awu madoda ubuqhawe bakho sohlizi sukhumbula 😢😢😢
@FlowerantZine
@FlowerantZine 14 күн бұрын
Umphumlela wafuthi nsizwa💔💔💔💔💔😥😥😥😥
@somelezespice6040
@somelezespice6040 18 күн бұрын
😢😢.. hawu Kwenze njani? Aww kodwa nsizwa😮😢😢
@MichaelSibiya-j3x
@MichaelSibiya-j3x 17 күн бұрын
Lille ngomusa iqhawe
@khulekaninkosi6272
@khulekaninkosi6272 17 күн бұрын
Mfoka Msomi ngeke liphele igama lakho
@khanyisaningubane7409
@khanyisaningubane7409 18 күн бұрын
💔💔💔💔😭😭😭
@Gamelihletshomela
@Gamelihletshomela 18 күн бұрын
Kwenzenjani kodwa😢😢
@MazwendodaSikhosana
@MazwendodaSikhosana 18 күн бұрын
Lombemu ucabange kancane nje Noma kubuhlungu uzenzile kakhalelwa suka
@sibusisosihiya9779
@sibusisosihiya9779 17 күн бұрын
Kwenzekeni Kanti bafo?
@sthembisoshandu8195
@sthembisoshandu8195 17 күн бұрын
@@sibusisosihiya9779 Uzidubulile waqala ngentombi wayidubula wase ezidubula naye washona nentombi
@bongumusazulu4046
@bongumusazulu4046 18 күн бұрын
Iqiniso yini?
@StickFight
@StickFight 17 күн бұрын
Yebo
Ayanda Msweli Foundation | Amanzi Ayingozi
12:00
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 231 М.
Миллионер | 1 - серия
34:31
Million Show
Рет қаралды 1,8 МЛН
Как подписать? 😂 #shorts
00:10
Денис Кукояка
Рет қаралды 7 МЛН
Как мы играем в игры 😂
00:20
МЯТНАЯ ФАНТА
Рет қаралды 3,1 МЛН
Stick Fight Game - FULL VERSION - Bhejane's Funeral (21-09-2024)
52:10
Zulu & Filipino Kali Stick Fighting
6:51
Burton Richardson
Рет қаралды 379 М.
Zulu Stick Fight - BHEJANE'S GAMES
20:27
Mthoko Ndlovu
Рет қаралды 52 М.
Stick Fight Game - Bhejane's Funeral (21-09-2024)
7:24
Mthoko Ndlovu
Рет қаралды 4 М.
Bhejane's Game - Buka uBhejane eshaya izinsizwa eMthwalume V1
5:19
Mthoko Ndlovu
Рет қаралды 167 М.
Iindaba zesiXhosa @19H00 l 28 September 2024
19:16
SABC Iindaba
Рет қаралды 12 М.
SEVEN AND SANGOMA GIVE WARRIORS A HARD TIME - KAMBOTHO ( ESABELWENI )
7:59
Siyabonga Makhathini
Рет қаралды 75 М.
Миллионер | 1 - серия
34:31
Million Show
Рет қаралды 1,8 МЛН