One day I would wish uthinte isihloko , about ubudlelwano phakath kwengane nomzali, after ingane yamukele umsebenzi wedlozi-lo umzali asuke ewunqabile. Hhay ibambene lapho, uphenduka umtshingo ongabethwa muntu, kodwa umzali azikahle ukuth, lento ekuhluphayo eyakubo futh naye at some point yake yamhlupha Waze wacelelwa ngamagobongo kodwa ngalombulalazwe wobukrestu angayivumi uma isiwela enganeni agcine ezonda kwaleyongane mayiqhubeka nokunaka lomoya coz sometimes. Ohlushwa imimoya usuke ephakath kokufa nokuphila ngendlela asuke egula ngayo. So nje nginaleso sifiso about this topic.
@sbanisamathongo3180 Жыл бұрын
Sizosenza ngiyabonga
@ndumisonzimande7885 Жыл бұрын
Ai wakhulum mkhulu yaz angaz yin ethe angibuk this video, lapho ukhulum ngento eyenzeka ekhaya and amathongo asengitshengis kaning kuth lento igcolisa umsamo wasekhaya kodwa mangithol imali mkhulu ngiyofik kuwen ngizoxoxa.
@sbanisamathongo3180 Жыл бұрын
Ubofika sizoxoxa kukungile
@ThamiMagqo-fm5vv Жыл бұрын
Mna mfowethu umfowethu uthi yena umama wakhe wayeshadiwe so thina abanye singabantwana bamankaza so meaning thina asizalwanga senziwa nguye ozelwe😢😢
@sbanisamathongo3180 Жыл бұрын
Mmm yayimbi lento
@wakhiwemdladla7116 Жыл бұрын
Ngiphendule nje Mina Nkomose. Mina umfowethu wathi angiyena umfowabo wathi angizalwa ubaba wakhe ngiyijazi ekhaya ngaze ngenza I DNA test, cabanga lapho sasisekhaya elikhulu emshadweni esho leyonto, umkakhe lapho uyamvuna uthi buphi ubufazi bokuthi washo. Mina kuningi asekwenze kimi. Ngiyafisa kukuxoxela yonke indaba.