SHEMBE UNYAZI: ISKHUMBUZO SENYANGAYEZULU SABAFUNDISI September 2020 eBuhleni

  Рет қаралды 32,021

Abafana BaseThekwini

Abafana BaseThekwini

3 жыл бұрын

Пікірлер: 37
@lwazikhoza9539
@lwazikhoza9539 3 жыл бұрын
Syabonga ngenkonzo emnandi kodwa umculo okhalayo wenza ukuth inkonzo ingazwakali kahle. Sicela ngokuzayo nisiphe inkonzo kphela ay umculo. %100uNyazi
@phumlanidludla9633
@phumlanidludla9633 3 жыл бұрын
Ay abantu awbaz bafunani luhle UNyazi ngabe baya lapha bethanda khona basishiye noNyazi Lwethu
@nduduzomchunu2389
@nduduzomchunu2389 3 жыл бұрын
siyakubonga NYAZILWEZULU ukusi khumbula 🙏🙏
@sakhilemthethwa3802
@sakhilemthethwa3802 3 жыл бұрын
Aw wacula uMvelinqangi, aw kwashisa amehlo. Aw Jehova.
@nompumelelomiya3496
@nompumelelomiya3496 3 жыл бұрын
Siyabonga ngenkonzo. Siyacela ingoba uyicishe ngesikhathi esizayo noma ikhalele phansi ngoba inkonzo ayizwakali kahle
@duduzilebonakelenxumalo6322
@duduzilebonakelenxumalo6322 2 жыл бұрын
Uyingcwele , SIMAKADE . Siyabonga !!
@thwalathulisile9172
@thwalathulisile9172 3 жыл бұрын
Asbonge inkonzo emnandi ngathi ngathola indawo enhlizweni zethu ..Amen
@phindubuhlembele3596
@phindubuhlembele3596 3 жыл бұрын
Wamuhle baba wethu Wase Zulwini mnikazi weZulu no mhlaba nakhokonke okuphansi kweZulu no mhlaba nangaphansi kwamanzi siyakuthanda baba wethu Nyazi lwezulu sicela usibheke usithande thina bampofana bakho ukhumbule nemindeni yethu mkhululi uthi ubaba e ICC ngiyanithanda Manazaretha mmm kumnandi ukuthandwa unkulunkulu kazi wena muntu ongamthani ubaba uthembeni uzonda umdali? e ngalali ubusuku nemini egade lo mpefumulo wakho
@sphamandlamkhize9736
@sphamandlamkhize9736 3 жыл бұрын
Maphakamela uphelele!!!!,Nkulunkulu wo Sagogo, Nkulunkulu wama Khosi ohlanga!!!!
@malibingwexulu3109
@malibingwexulu3109 3 жыл бұрын
Yamnandi inkonzo syabonga mtaka Jehovah, eyy wabeka Rev Dladla. Syacela usiphe ezakhe Rev Dladla pls
@lwandilekhumalo1773
@lwandilekhumalo1773 3 жыл бұрын
imnand inkonzo sicel ube kahle umsindo we background ameen
@nomsangubane836
@nomsangubane836 3 жыл бұрын
Awu Jehova sihawukele ngangingazi ukuthi iNkosi esesihlalweni iyohlushwa kanje kodwa abantu ababonanga yini kulabo abangasekho Shembe oyiNgcwele uze ungikhumbule mina soni uyangibusisa lomculo noma volume ithanda ukuba phezulu kancane syabonga Nkosi ikubusise nge Nkonzo 🙏🙏🙏
@eliassosibo8266
@eliassosibo8266 3 жыл бұрын
Imnandi Nkonzo iphoxwe nje ilophiyano olungenasdingo olukhala ngemumva
@goodykhumalo585
@goodykhumalo585 3 жыл бұрын
USHEMBE UNKULUNKULU KODWA SISENGAKAMUBONI SISAGILA IMIKHUBA SIBIZA IZINDIZA
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 3 жыл бұрын
Awbazi ukuthi abahambi ngani lokhu bezozikhathaza
@newyorkgumbo5537
@newyorkgumbo5537 3 жыл бұрын
Kodwa bantwana bakathixo umnandi umusic background 🙏👏
@phumlanivelenkosini7238
@phumlanivelenkosini7238 2 жыл бұрын
Mnikazi wami Lo ngyakthanda Nyazi Lwezulu
@mndenizulu8732
@mndenizulu8732 2 жыл бұрын
INkosi yinye UNyazi-Lwezulu
@zakhemgenge4568
@zakhemgenge4568 3 жыл бұрын
Syabonga ukusipha iNkonzo kepha ewu wangabekezelelekake umculo kwi background volume iphezulu ngeke Bafana basethekwini
@sipholucas4254
@sipholucas4254 3 жыл бұрын
Khuluma Nkosi yamakhosi siyakuthanda.
@slingenenokufika9314
@slingenenokufika9314 2 жыл бұрын
Shembe ngibanjwe inkuzi ePinetown mall.Ngyabonga Shembe ukungvikela ,abangiphucanga umoya Nyazi lwami ngivikele njalo Shembe
@tshedzasamuel3549
@tshedzasamuel3549 2 жыл бұрын
Kodwa Ushembe lo bakithi haike kuvanele ngelinye ilanga nami ngize ndi sonte Nani Naye endawoni e yotwa... Inkosi isibusise
@primrosemasoka4652
@primrosemasoka4652 3 жыл бұрын
The background music is too loud.
@sindynxumalo498
@sindynxumalo498 3 жыл бұрын
UNyazi uThixo woThixo bakwethu asimyekele enze owakwehlela ezulwini singamphazamisi
@emahlanyeninyawo1496
@emahlanyeninyawo1496 3 жыл бұрын
Amen SHEMBE
@ntuthukobuthelezi4599
@ntuthukobuthelezi4599 3 жыл бұрын
Please guys can cut the music on the back ground
@xolanidube7820
@xolanidube7820 3 жыл бұрын
Iyafika lento yomusic. Izinkonzo ezindala zo babu mfu Chiliza nabanye zizwakala kahle. Sicela izinkonzo hhay umculo. Anyway siyabonga ngenkonzo.
@zakhemgenge4568
@zakhemgenge4568 3 жыл бұрын
Ei umnt uyalalela nje ngoba somele izwi kudlaliwe ngathi la
@sakhilemthethwa3802
@sakhilemthethwa3802 3 жыл бұрын
Ey uma uBaba eqeda ukucula kuba ngathi uyanyuka. Kodwa ke siyabonga inkonzo enhle.
@sfundobongelani927
@sfundobongelani927 Жыл бұрын
Lithi izwi "Nina anifuni ukufunda izinto zalayikhaya nizifunda nizihlakazele"
@mthobisinkomo9166
@mthobisinkomo9166 3 жыл бұрын
Indaba kababa umfundisi uDladla iyadabukisa kodwa amakhosana ayamhleka.awu siza nkosi siza uhawukele umoya wami
@lwandilekhumalo1773
@lwandilekhumalo1773 3 жыл бұрын
imnand inkonzo sicel ube kahle umsindo we background ameen
@professorncube2526
@professorncube2526 3 жыл бұрын
bangawususi, awkhalele phansi kakhulu
@mpindakunene2103
@mpindakunene2103 3 жыл бұрын
Kodwa abantu bayahlupha bakithi ngokuthanda ukuzophazamisa into kaSHEMBE
SHEMBE UNYAZI:REV SHOZI ETAFEL KOP (SABELWENI TEMPLE) 09 MARCH 2019
1:04:29
SHEMBE: Dlakadla Video
Рет қаралды 41 М.
INkonzo ka Mvangeli Ngcobo_eBuhleni (03 October 2020)
1:05:48
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 25 М.
Did you believe it was real? #tiktok
00:25
Анастасия Тарасова
Рет қаралды 55 МЛН
تجربة أغرب توصيلة شحن ضد القطع تماما
00:56
صدام العزي
Рет қаралды 51 МЛН
Shembe: Inkonzo yasemini by INKOSI UNYAZI LWEZULU (31/07/2021)
45:58
Abafana BaseThekwini
Рет қаралды 13 М.
Kumele uthini uma uThandaza?
11:49
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 20 М.
Isikhumbuzo seNkosi iNyangayezulu_2020 September
11:06
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 25 М.
Mfundisi Madondo_eBuhleni (03 October 2020)
46:34
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 37 М.
Shembe:Mfundisi Ntombela isikhumbuzo
12:18
Bonani ProMedia
Рет қаралды 18 М.
Shembe: Rev Mlungwana intshumayelo yangesabatha 23 July 2016
31:50
Makoti eshaya iphoyisa (Mrs Hlongwane) 20 september 2020
4:49
Abafana BaseThekwini
Рет қаралды 104 М.
00011
5:28
Ndau Festival
Рет қаралды 28 М.
"USthole akangenanga eZulwini"_Shembe
13:49
EBuhleni Isezulwini Lethu
Рет қаралды 18 М.
Did you believe it was real? #tiktok
00:25
Анастасия Тарасова
Рет қаралды 55 МЛН