REV SHOZI JULY 2023

  Рет қаралды 56,712

SHEMBE: Dlakadla Video

SHEMBE: Dlakadla Video

Күн бұрын

Пікірлер: 61
@sphiwelondeka5167
@sphiwelondeka5167 Жыл бұрын
Baba umfundisi Shozi siyabonga ukususa inkungu emehlweni ethu thina esiphenduke sesibadala imithetho asiyitholi bese senza okungesikho ngenxa yokungazi Baba sicela uqhubeke nokusazisa imithetho efunwa uShembe kuNazaretha lakhe
@ThembisileNgwenya-i6h
@ThembisileNgwenya-i6h Жыл бұрын
Owami uNkulunkulu Nkosi yami uze ube nami ungangi libali noma ngiyi soni ❤🙏🙏👏
@thembelihlemaphumulo-ht8lj
@thembelihlemaphumulo-ht8lj Жыл бұрын
Yabona lonyaka owokuqala owokugcina mina ngizopernalbit(wa) Esontweni. Secelele inhliziyo ivume iqinise ukuba ngenze konke engilungiswa kukhona. Ngoba ngiyathanda ukukholwa .ushembe uphelele kim akekho umunye....❤ umfundisi wanginika amnye amandla kulenkonzo. Kuwuthi mele kuvume inhliziyo iphelele kuba ngiyakholwa❤❤ siyabonga @Dlakadla
@archbishopcorrinesheemaame2574
@archbishopcorrinesheemaame2574 Жыл бұрын
GREETING BABA SHEMBE AND ALL OF THE SAINTS...
@slindileshange2596
@slindileshange2596 Жыл бұрын
Nkosi usikhumbule
@syaZuke
@syaZuke Жыл бұрын
Siyefana we Lihle, mina sengicela inhliziyo yokudela okomhlaba ngilungise okwakithi bese ngilandele uNkulunkulu ngeqiniso
@nothandongubane7679
@nothandongubane7679 Жыл бұрын
UThixo asikhumbule, asiphe ukulalela bese siyenza, singaleli singenzi.
@anelengcebo8515
@anelengcebo8515 Жыл бұрын
Mmmm Asibonge dlakadla ngentshumayelo la baba shozi Iqiniso lithi silahlekile baba nkosi sisehlane sidunguza ebumnyameni Sikhulekabi esikhathini samanga nabakhohliso🙏🏼😔😔 Iqiniso lithi siyabadinga obaba umkhulu Abafana noshozi,ntombela,gcwensa,mlungwane,ndlovu,khoza Abashumayela nabefundisi abangakaźe banabukelisa iqiniso kulenkolo esingithe mangibalalela ngabona kuth Nam ngelinye ilanga uyovuka umuzi kamkhulu 🤞 Ngezimfundiso zabo noma zikashembe Nezintshumayelo ngyoshintsha ngelinye ilanga 🤞😔 Sibonga asiphezi baba Siphelelwe ngamazwi okubonga Ngezimfundiso esizitholayo Sikhulekabi singenabo obaba nomkhulu Sesitselwa kuth kwakunje emakini🙌🏽🙌🏽🤞🤞 UZE USIKHUMBULE NDLAMHLATHI KAMAYEKISA SINGABAKHO MTAKA NHLIZIYO MASILAHLWA NGUWE SIYOSHONAPHI😭😭🙇🏾‍♂️🙌🏽🙏🏼🙏🏼 SICELA INTETHELELO EKONENI KWETHU ESIKWAZIYO NESINGAKWAZI OKONIWA ABAZALI NOBABAMKHULU🙌🏽🙏🏼🙌🏽🙌🏽🙇🏾‍♂️ UZE UBAKHUMBULE NYAZI LWEZULU UBAKHIPHE ESIGODINI SOSIZI BAKHUMBULE ISIZUKWANE SABO EMHLABENI AMENN🙇🏾‍♂️🙌🏽🙏🏼🙌🏽🙇🏾‍♂️🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙇🏾‍♂️🙏🏼🙏🏼😭
@gugumazibuko6275
@gugumazibuko6275 Жыл бұрын
Ngiyabonga Nkosi yamakhosi ukuthi nami ngiyisizukulwane esakhethwa emandulo. Ngicela into eyodwa vo ukuhlala endlini yakho kuze kuphele imihla yezinsuku zami.
@nokuthulankomo7271
@nokuthulankomo7271 Жыл бұрын
Unamandla Nyazi lwezulu umkhulu uyesabeka sibonga izibusiso zakho baba🙏🙏
@lizziemtungwa1046
@lizziemtungwa1046 Жыл бұрын
Yaze yasifaka ezilwini iNkonzo...sicangcathwa inhiziyo nokwenza kwethu...kukhulu ukuba nguMnazaretha waseBuhleni🙏Amen
@nkululekomduduzi8109
@nkululekomduduzi8109 Жыл бұрын
INKONZO YOKUGCINWA LE 🙌🏿🙌🏿🙌🏿🙌🏿🔥🔥
@mzwandilefakude8758
@mzwandilefakude8758 Жыл бұрын
Hhayi Nganga madoda hhayi🙌🏻🙌🏻🙌🏻 Rev Shozi iningi baba 💯💯💯🤞
@mpilonhlezungumpilonhlezun2752
@mpilonhlezungumpilonhlezun2752 Жыл бұрын
Siyabonga Dlakadla ngomsebenzi omuhle osika wona
@thabisomathaba
@thabisomathaba Жыл бұрын
Baba siyabonga, makwande kukhanye emsebenzini wakho 🙏🙏
@khulekaninkumane1866
@khulekaninkumane1866 Жыл бұрын
Inhle impela lenkonzo iphunyuke kancane nje la kwelo tshwala
@protasgumede
@protasgumede Жыл бұрын
siyabonga Nyazi lweZulu konke okuhle osenzela kona
@nursebukhosini7565
@nursebukhosini7565 Жыл бұрын
Siyabonga izifundiso ezijulile kangaka 🙏
@sbongilekhanyile6392
@sbongilekhanyile6392 Жыл бұрын
Amen amen amen 🙏🙏
@boymbuyisa7967
@boymbuyisa7967 3 ай бұрын
uShembe unkulunkulu wamanazaretha
@khulanathinkosinathi3378
@khulanathinkosinathi3378 Жыл бұрын
Shembe Nkosi yamakhosi uze usikhumbule🙏🏽
@LungaZuma-k2f
@LungaZuma-k2f 10 ай бұрын
Inkosi ikubusise Mfundisi we Nkosi,wasakha kakhulu ngalentshumayelo ngenhlanhla ngangikhona ngabuya ngakhiwe ngiyindoda
@sthembisomncwango5563
@sthembisomncwango5563 Жыл бұрын
Ibinzima lenkonzo kaMfundisi weNkosi
@sizwelungani8057
@sizwelungani8057 Жыл бұрын
Ayi zidlekhaya kumfoka Mnganga
@MUSASihle
@MUSASihle Жыл бұрын
mmm syabonga ngenkonzo Emnandi Rev Shozi
@ThandiMalaza
@ThandiMalaza 10 ай бұрын
Uyingcwele👋👋👋
@buyisaniqalukubona9699
@buyisaniqalukubona9699 Жыл бұрын
Awufake umthandazo wesabatha wodwa ishlabelelo sokuqala 🙏
@DecemberinocentMoloi
@DecemberinocentMoloi Жыл бұрын
❤❤❤❤❤❤
@syamthandamdlalosemdlalose4611
@syamthandamdlalosemdlalose4611 Жыл бұрын
Syabonga baba ngenkonzo enomthetho ezoNyazilwezulu ❤😂
@bonokwakhebonokwakhe406
@bonokwakhebonokwakhe406 Жыл бұрын
Bhuti uDlakadla ngicela ungiphe umthandazo wesabatha lapha khona ufundwa umfundisi uShozi
@archbishopcorrinesheemaame2574
@archbishopcorrinesheemaame2574 Жыл бұрын
❤❤❤❤❤😊😊😊😊❤❤❤❤❤ALL PRAISE TO THE MOST HIGHEST OF THE HIGH ALMIGHTY CREATOR OF ALL IN ALL OF HIS ALL..GLORY AND HONOR AND POWER AND PRAISE AND THANKSGIVING AND LOVE AND PEACE AND THANKSGIVING..
@HalalisaneMaphumulo
@HalalisaneMaphumulo Жыл бұрын
Syabonga Mf shozi
@bhekimthethwa9464
@bhekimthethwa9464 Жыл бұрын
Bayede Jehova
@sthembisosthembiso9453
@sthembisosthembiso9453 Жыл бұрын
Siyabonga ngezifundiso zenkolo yethu kwande
@nduku
@nduku Жыл бұрын
Ameeeen!
@Afrikachanel
@Afrikachanel Жыл бұрын
Amen 🙌🙌🙏🏿
@thobilesibiya4164
@thobilesibiya4164 Жыл бұрын
Shembe ungikhumbule nami
@velsbiyela7459
@velsbiyela7459 Жыл бұрын
SIYABONGA DLAKADLA NGOMSEBENZI WASEZULWINI UJEHOVA AKUBUSISE
@victormfanafuthihadebe9443
@victormfanafuthihadebe9443 Жыл бұрын
siyabonga bhuti
@blackkonnexion
@blackkonnexion Жыл бұрын
Yaze ya yinhle iNkonzo. Seng'sala la otshwaleni;ngoba phela yathi iNkosi iNyangayezulu *:"Aku gaywa la!"* Kodwa ke angisho lutho futhi ang'gcwaneki;kwazise neNkosi iLangalamalanga yasola inkukhu kodwa thina bantu sakhononda. Kuyothiwani ke uma sesi kwazi ukuphikisa owasi dalayo. Ngiyaphinda ngithi yaze yayinhle iNkonzo;sibonge nakuye oyi fake lapha.🙏🏿
@zamodhlomo4470
@zamodhlomo4470 Жыл бұрын
Uqinisile mfo wami uShembe3 waty akugaywa la. Nami ngiyilalelile intshumayelo kaMdadane kodwa nginede ngezwa elokhamba nje 😂🤞 ngavele ngayi stopper straight 🚮. Ngoba umthetho kaShembe siyawazi n sifundisekile ngawo sikhula. Kwathiwa inkonzo kamahlukanandlela le ikakhulu emndenini yethu ephilayo nendele kweliphakade. Kodwa umrev ushaye eceleni lihleeeeeeeee iqiniso. Ngaybonga!
@nkanyisokhanyile6839
@nkanyisokhanyile6839 Жыл бұрын
Shembe uze usikhumbule
@smlotshwa13
@smlotshwa13 Жыл бұрын
Amen 🙏🏽
@gugudlamini7354
@gugudlamini7354 Жыл бұрын
Amen
@sandilemalunga7550
@sandilemalunga7550 Жыл бұрын
Ameeen
@bonokuhlemkhize2520
@bonokuhlemkhize2520 Жыл бұрын
Nkosi yamakhosi❤❤❤
@mfihlelengmokoena2752
@mfihlelengmokoena2752 Жыл бұрын
Aniveze umkhululi ukuthi akalele yoniii😅😅😅
@mduduzimpungose251
@mduduzimpungose251 Жыл бұрын
Syabonga bhuti wami
@mcabangelenimbathaemsinga4070
@mcabangelenimbathaemsinga4070 Жыл бұрын
Shozi💯💯💯💯💯💯💯
@skhuselozulu7202
@skhuselozulu7202 Жыл бұрын
Siyabonga washaya mfundisi wenkosi Amen
@nathimthembu7231
@nathimthembu7231 Жыл бұрын
Syabonga inkonzo🙏
@LuckyNkosi-fl4xv
@LuckyNkosi-fl4xv Жыл бұрын
Single lento
@NkosingiphileAnele-i9d
@NkosingiphileAnele-i9d Жыл бұрын
besisentabe izolo imithetho🙏🙏🙏
@nathizungu9146
@nathizungu9146 Жыл бұрын
Undaba ezavelobala zavela emehlweni amadoda indlamhlathi kaMayekisa madoda
@sphelelemsomi2239
@sphelelemsomi2239 Жыл бұрын
INkosi ikubusise Dlakadla🙏
@wonderboymkhize2756
@wonderboymkhize2756 Жыл бұрын
😂utshwala niyabuthanda
@HlamvuSkosana
@HlamvuSkosana Жыл бұрын
No comment
@wonderboymkhize2756
@wonderboymkhize2756 Жыл бұрын
Lool
@Bonganimabaso-ig4yh
@Bonganimabaso-ig4yh Жыл бұрын
Wayishaya mfoka Makhothoza ngiyabonga mina
@KwaneleM-y5v
@KwaneleM-y5v Жыл бұрын
Amen
@stationmkhize2758
@stationmkhize2758 Жыл бұрын
Amen
Rev Mqadi 11 January 2025
1:05:16
SHEMBE: Dlakadla Video
Рет қаралды 4,1 М.
REV MLUNGWANE JULY 2023
1:19:31
SHEMBE: Dlakadla Video
Рет қаралды 58 М.
99.9% IMPOSSIBLE
00:24
STORROR
Рет қаралды 31 МЛН
“Don’t stop the chances.”
00:44
ISSEI / いっせい
Рет қаралды 62 МЛН
Tuna 🍣 ​⁠@patrickzeinali ​⁠@ChefRush
00:48
albert_cancook
Рет қаралды 148 МЛН
UFC 310 : Рахмонов VS Мачадо Гэрри
05:00
Setanta Sports UFC
Рет қаралды 1,2 МЛН
REV SHOZI
1:00:11
SHEMBE: Dlakadla Video
Рет қаралды 17 М.
Rev Dladla 05January 2025
52:00
SHEMBE: Dlakadla Video
Рет қаралды 2,1 М.
MFU SHOZI 15 JULY 2023
59:05
EBUHLENI ARCHIVES
Рет қаралды 3,5 М.
Khoza : UNkosikazi Oyisiwula Wenzani Emzini!!!
40:43
Izulu Lethu1
Рет қаралды 53 М.
Rev Shabangu 11 January 2025
45:48
SHEMBE: Dlakadla Video
Рет қаралды 3,8 М.
Shembe: Rev Chiliza (Ihhengenyane)
47:20
Doctrine 2
Рет қаралды 109 М.
Intshumayelo uThingolwenkosazana
45:23
Bonani Streaming
Рет қаралды 72 М.
Shembe: Rev Gcwensa (eBuhleni-24Sept2016)
1:10:03
Doctrine 2
Рет қаралды 20 М.
99.9% IMPOSSIBLE
00:24
STORROR
Рет қаралды 31 МЛН