No video

Shwi noMntekhala - mina ngidelile

  Рет қаралды 143,054

Ezodumo Channel

Ezodumo Channel

Күн бұрын

Amaqhawe omculo kamaskandi okumele ahlonishwe kakhulu ngokuthatha lomculo awubeke ebalazweni ungabi ngowabantu abathile kodwa uthokozelwe yiwowonke umuntu ophila ngaphansi komthunzi welanga.

Пікірлер: 53
@philanicebekhulu4915
@philanicebekhulu4915 Жыл бұрын
Lomuntu owahlakaza uShwi noMtekhala ngeke alibone izulu walibulala into enhle,thi group was heavenly sent to heal abaphukileyo emoyeni libaduduze ewu kodwa mali Shwi noMtekhala madoda xoxani niyilungise lendaba libuyele iqembu esasilazi ngalamanoni anjena.
@ericshabalala9129
@ericshabalala9129 6 жыл бұрын
Inkunzi lena ngibonga into eyodwa bhuti aninanhlamba emculweni siyziqhenya ngani.Yazi bafowethu nenza singabi namahloni okunidlala noma sisilungwini
@ubukaonline9733
@ubukaonline9733 3 жыл бұрын
Mina ngibabala njengamakhosi kamaskandi, bayazishayela intambo bayacula bakwenza konke, kwakhala uthwalofu ebona lezinsizwa E ICC Durban .
@lindinkosisiyabonga8222
@lindinkosisiyabonga8222 5 жыл бұрын
Amabhozami lawa bafwe2 niyayidlala ingoma ngeqiniso bobhuti awuzwe Dlala mfoka XABA no MAGUBANE washa washa awuzwe. Ashwiiii la.Siyabonga Mbatha lo ENQABENI.
@bonganimhlongo2991
@bonganimhlongo2991 5 жыл бұрын
Izikhokho
@manqobampokophelo9669
@manqobampokophelo9669 5 жыл бұрын
"ungakhohlwa ukuthi lithatha osesmamo, limbeke emnyango, lithathe osemnyango limphose emsamo..." ngithi sengibalalele abo maskandi ngivesane ngitomule amanoni anjengalawa. Phela labobhuti bangoNkulunkulu bakamaskandi uma kukhona amakhosi, baqhamuka emazulwini ngempela, bayiphiwe lento...
@indonieberrie2064
@indonieberrie2064 3 жыл бұрын
💔😭😭 Ngaze ngakhala ebusuku, yangikhumbuza uMalume wami lengoma RIP Manzankosi 🕯️
@celumusanjabulo9743
@celumusanjabulo9743 Жыл бұрын
May his soul rest in peace, uVananda kaSondada Mazalankosi❤️
@indonieberrie2064
@indonieberrie2064 Жыл бұрын
@@celumusanjabulo9743 🙏🙏♥️🤝
@mthokozisiMkhize92
@mthokozisiMkhize92 5 жыл бұрын
My Kenyan colleaque asked why these guys are complaining, the point is the fact that I play their music often that he knows them. Thats how much I love these living legends, ngitolika ngitolikile
@manqobampokophelo9669
@manqobampokophelo9669 5 жыл бұрын
uKhuzani uzokwenza uthande iNdidane yize kungewona shuni ofanayo bese kuthi iGcokama lizokwenza uthande ibhova, kanye nanye bazokwenza uthande amanye amaqhawe kamaskandi... Kodwa uShwi noMtekhala bazokwenza uthande umaskandi, umculo wesintu!!!! Inhle lento siyancoma kasiphezi, niyibekile induku ebandla futhi namanje nisawumba umgodi ongenele maskandi okhona manje kwazise nabadala abangasekhe bebedliselwa ogageni...
@lindelanimiya7666
@lindelanimiya7666 6 жыл бұрын
Lithatha osemsamu limubeke emnyango ,hamba juba lami
@zakhelesibiya7044
@zakhelesibiya7044 5 жыл бұрын
Lindelani Miya maskandi kings wheather you like it or not
@nzithelomhlanga3291
@nzithelomhlanga3291 6 жыл бұрын
Eish dis song,,, once happened to me I left with kids an de father didn't stop following us
@famkhize739
@famkhize739 6 жыл бұрын
wenza ngoba ngasenabani noma Mina sengahamba sohlangana phambili
@zakhelesibiya7044
@zakhelesibiya7044 5 жыл бұрын
ibuhlungu lenkulumo yalengoma Kodwa izinto ezenzekayo
@smisohsmile9440
@smisohsmile9440 5 жыл бұрын
Khupha Shwe noMtekhala nice song baf2
@sibusisontombela4660
@sibusisontombela4660 6 жыл бұрын
god fathers of maskandiii
@ntombimgoqi9021
@ntombimgoqi9021 7 жыл бұрын
Yaze yabuhlungu lengoma kodwa niyayishaya xeim ugqiba nithule nithi tu
@sinothilejiyane7821
@sinothilejiyane7821 6 жыл бұрын
Yazi uShwi is singing his life story, umfazi wakhe wamdivosa wathatha umuzi nezingane uShwi katholanga lutho
@nasiphimageba1329
@nasiphimageba1329 6 жыл бұрын
wheeeee kodwa shwiiii ungenzani kodwa wanginjikela bbe wm okubuhlungu kum wangixabanisa nabantwana bm wenza ngoba ngingasenabani
@alimentsewu8640
@alimentsewu8640 6 жыл бұрын
Ngiyazithanda Nazi intsizwa azinankinga namntu zidlala ingoma qha well done bethuna
@princethwala8665
@princethwala8665 6 жыл бұрын
Ha lava ngojikelele bomaskandi buza kithi kusho Mina phansi oPhongolo langiphuma ikhona eNtumbane
@ugandagandathulani5000
@ugandagandathulani5000 5 жыл бұрын
Kwaphinda kwenzeka mina ngingugogo omdalala ohlala endlini wayidala inkinga
@andileaaron9840
@andileaaron9840 7 жыл бұрын
Even though lyf is hard 2 m if I though about did legends I feel bless
@sphecyril7611
@sphecyril7611 4 жыл бұрын
2019 mnumzane uyacula
@thembisileprincess9342
@thembisileprincess9342 6 жыл бұрын
morph mkhize kwamashu kal,niyayshaya information weshwi nomtekhala.izingoma zenu zinomyalezo zone azinanhlamba.ningenza ngiziqhenye ngokuba ibhinca iqaba langempela
@nokuthulakwesaba6564
@nokuthulakwesaba6564 5 жыл бұрын
Thokozani emabhida
@chrissiebaloyie408
@chrissiebaloyie408 2 жыл бұрын
king of maskandi👍❤💯💯💯💯
@sbhamusakhile9116
@sbhamusakhile9116 6 жыл бұрын
the king of maskandi shwi
@sthembilemkhize3472
@sthembilemkhize3472 5 жыл бұрын
Ngyakuvuma shwii lithatho semsamu limbeke mnyango
@nokuthulakwesaba6564
@nokuthulakwesaba6564 5 жыл бұрын
I
@sibusisoblessing2867
@sibusisoblessing2867 6 жыл бұрын
nime njalo nje
@bongyzakwe7270
@bongyzakwe7270 2 жыл бұрын
Always top notch
@leratotsosane3237
@leratotsosane3237 6 жыл бұрын
Maskandi legends, niyibambe lapho...
@famkhize739
@famkhize739 6 жыл бұрын
ohhh Mina ngadela suuuka lokhu nisitshela ngolukhunjana kodwa ingoma siyayazi layikhona akubona oqhawe lami bakufacebook laba
@matikotiko6495
@matikotiko6495 5 жыл бұрын
awu kodwa Shwi
@siphesihlemvelase3024
@siphesihlemvelase3024 6 жыл бұрын
yabonga mina eyenu lento abaniyeke
@cebolenkosisibusiso8068
@cebolenkosisibusiso8068 5 жыл бұрын
Dlala gologo obomvu khuphuka khehla lenyoni
@mbinisenisakhiseni7118
@mbinisenisakhiseni7118 6 жыл бұрын
ikhehla lenyoni
@nonosjonker676
@nonosjonker676 6 жыл бұрын
Keep it up
@siphamandlamasuwa8990
@siphamandlamasuwa8990 6 жыл бұрын
Wow from 2002 ndimamela this guys
@mphoc.mhlongo2897
@mphoc.mhlongo2897 5 жыл бұрын
phambili bafana
@thandonsele315
@thandonsele315 6 жыл бұрын
Ngeke syeke ukuni support bafwethu qhubekan
@mnikezenimtshali8657
@mnikezenimtshali8657 6 жыл бұрын
dlala gologo obomvu
@simphiwembambo7488
@simphiwembambo7488 6 жыл бұрын
Mnikezeni Mtshali aw dlala goguKhelina
@simphiwembambo7488
@simphiwembambo7488 6 жыл бұрын
dlala goguKhelina
@zakhelesibiya7044
@zakhelesibiya7044 5 жыл бұрын
Wafaka abantabami umoya omubi ngoba Mina ngingasenabani
@mbalinhlangisa3211
@mbalinhlangisa3211 5 жыл бұрын
😭😭😭
@andileaaron9840
@andileaaron9840 7 жыл бұрын
Niqhubek njal nezint ezimnandi
@mbalinhlangisa3211
@mbalinhlangisa3211 5 жыл бұрын
this song Mara ❤💦💞💕💕
@tandiwehoneybear7189
@tandiwehoneybear7189 6 жыл бұрын
eyenu lento nayiphiwa emazulwini
@cebombongwa8622
@cebombongwa8622 5 жыл бұрын
Why uShwi efana nobaba wam kanje?
Shwi Nomtekhala - Ngasengidelile
5:57
Fulela Makasi
Рет қаралды 101 М.
Shwi Nomtekhala-Uthando lus'qalekiso live performance
2:57
SUKUNGEKHO MEDIA
Рет қаралды 61 М.
لااا! هذه البرتقالة مزعجة جدًا #قصير
00:15
One More Arabic
Рет қаралды 52 МЛН
Bony Just Wants To Take A Shower #animation
00:10
GREEN MAX
Рет қаралды 7 МЛН
الذرة أنقذت حياتي🌽😱
00:27
Cool Tool SHORTS Arabic
Рет қаралды 20 МЛН
Fortunately, Ultraman protects me  #shorts #ultraman #ultramantiga #liveaction
00:10
shiw noMtekhala - Emkhathini
5:41
Malusi Ndincede
Рет қаралды 45 М.
UQHOSHANGOKWENZAKWAKHE - IZIQHOMO
6:10
UQhoshangokwenzakwakhe
Рет қаралды 577 М.
uShwi uthi ngeke kusenzeka besebenze noMtekhala, Waveza nokubaxabanisile.
9:59
Gezani Media Productions
Рет қаралды 176 М.
Shwi Nomtekhala - Ngafa
4:57
stbrant
Рет қаралды 9 МЛН
Amankwebevu utshwala besizulu by Shwi noMtekhala
14:58
Youth Issues
Рет қаралды 15 М.
SHWI NOMTEKHALA UKUFA FULL ALBUM EYOKUQALA YABO
51:40
SUKUNGEKHO MEDIA
Рет қаралды 16 М.
shwi-nomtekhala-ngeke-ngokhohlwe
6:40
Thwasa_Nyanda
Рет қаралды 20 М.
Shwi No Mtekhala - Wangisiza Baba (Official Music Video)
5:40
Shwi No Mtekhala
Рет қаралды 1,1 МЛН
لااا! هذه البرتقالة مزعجة جدًا #قصير
00:15
One More Arabic
Рет қаралды 52 МЛН