SICELA KUBUYE ELAKITHI ILOBOLO: PHUMLANE B. HLONGWANE (PART 4)

  Рет қаралды 16,132

Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane

Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane

Күн бұрын

Пікірлер: 41
@SiphesihleMALINGA-m5c
@SiphesihleMALINGA-m5c 3 ай бұрын
Iqiniso elingephikwe leli❤❤❤❤
@mncwaben
@mncwaben 2 жыл бұрын
Ngyabonga mfwethu ukuthi uykhulume lento ngoba amakhosi esinawo athule awasho lutho ngalento kodwa athi aphethe abantu . Salute my brother, akuhlelwe izinsizwa ziye kwaKhangela zyokhala ngalento bafwethu.
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 2 жыл бұрын
Impela Mnewethu akube kanjalo
@syabongawelcome6579
@syabongawelcome6579 Жыл бұрын
Mmmh😭 ngiphethe imali yokuya ekhweni kodwa ngiyazi ayanele . Mele ngiye mele ngivuse umuzi kababa sekusele mina ngedwa umfana umama ugugile manje
@justiceshongwe8037
@justiceshongwe8037 2 жыл бұрын
Lehlaba lephukela layithola indawo enhliziyweni yami, avele amazwi abuyela kwasifuba, wayithinda indaba enkulu, uyawazi umgoqo wensimbi🙌. Sesibukeleka njengezehluleki, sihlulekiswa ukungabi namandla.
@thabaniprincemzilankatha5947
@thabaniprincemzilankatha5947 11 ай бұрын
Siyabonga umhlahlandlela wamaqiniso ngesikompilo noma konakala kuyangaphambili
@kwandilemzimela9019
@kwandilemzimela9019 Жыл бұрын
Sekuphele unyaka mfoka Hlongwane wayikhuluma lendaba yelobolo.Namhlanje nasi iSilo uMisuzulu Naye eyithinta indaba yelobolo alehliswe libiza kakhulu impela.Ake silinde Naye ubayede ahlangane nendlunkulu balubhele loludaba silinde impendulo noma umphumela waloludaba ngoba khona kuyezwela
@nqobilemtshali1552
@nqobilemtshali1552 2 жыл бұрын
uyabona bhuti isithinta sonke lento futhi ngibona sengathi idla kuthina abesifazane kakhulu mina umuntu owangiwisa ibele kwakungumSotho wayengithuka ubusuku nezolo mangabe ikeyakhombana ,engitshela ukuthi abazali bami badayisa ngami mabemutshela ukuthi ungephule ematshitshini ngaze ngancama ukuhlukana naye namhlanje ngingumhambuma nginezingane ezimbili kobaba abahlukene, ngihleli ekhaya ngiyakhala ngithi ngabe bambiza kanconywana mhlamphe ngisemzini wami sikhuluma.
@qinisogumede1556
@qinisogumede1556 2 жыл бұрын
MFT 😭😭😭😭😭uqinisile soyisikumelakanjani ngempela lento
@sibusisobiyela3062
@sibusisobiyela3062 2 жыл бұрын
uShembe iNkosi ilanga kwathi uma lithi amaNazaretha zilungile izinkomo ezintathu uma kulotsholelwana;omama bathi uyokwenza kwezakhe izingane lokho. Namhla kunjani ke?
@lindokuhlemthembu3015
@lindokuhlemthembu3015 2 жыл бұрын
Uyakwenza yini kwezakhe???
@sizwenkomo2571
@sizwenkomo2571 Жыл бұрын
Uyibeke obala mfoka Hlongwane injalo luhle ulimi kwe Nkuzi malanga qhubeka njalo mfethu
@traumatizer2
@traumatizer2 2 жыл бұрын
Wakhuluma ngento ebaluleke kakhulu Ndlandlalazi.Uma ingalungiswa lendaba yelobolo sisazothwala kanzima la emhlabeni sphinde sthwalise kanzima nezizukulwane.Abaholi bethu yibo okufanele bahole isizwe ngobuqotho basukumele amasiko ethu phezulu. Yonke into kulelizwe idinga imali ukuze yenzeke nayo lemali asiyitholi ngokulingana.Ngibona kungaba umbono omuhle ukuthi izinsizwa zonke kezihlangane izigodi ngezi godi kuqalwe kuhanjiswe uhla lwezinto okudingeka ukuthi zilungiswe emakhosini.Yiwo amakhosi okufanele ayidlulisele phambili lenkulumo eNdlunkulu.Asibuye isintu sethu ukuze kuzophela lamaqola enza ukuthi singaganwa.
@ndumisomamonga591
@ndumisomamonga591 2 жыл бұрын
Yathe Ngwane, sithwele inja ngogodo.
@oyenankomo1284
@oyenankomo1284 2 жыл бұрын
😂😂😂Ama Fridge no Jean
@khumbulanilanga7225
@khumbulanilanga7225 2 жыл бұрын
Eish ...... ooh heeee
@mduduziMavundla7242
@mduduziMavundla7242 2 жыл бұрын
wakhuluma inkinga bafo mine angisazi kuthi kuhlupheka noma indlala okwendza kuthi ilobolo libephezulu ngalendlela
@sizwenkosinathi5942
@sizwenkosinathi5942 2 жыл бұрын
Ndlandlalazi bhuti 🙏✍️
@africamyorigins4692
@africamyorigins4692 2 жыл бұрын
Khululeka lokho ISilo siphezu kwakho sithe fahla emkhosini waMaganu lapho sithembise khona ukuthi uProf Maphalala baphezu komsebenzi omkhulu wesizwe wokulungisa i contitution kaZulu kakadeke uProf dala ayhlaba eyelobolo lika Shepstone, impela alibuyekezwe hhayi ukuthi liphele ngoba uma sithi aliphele ngabe sijamelene nowasidalayo
@Muzi_Nqotheni
@Muzi_Nqotheni Жыл бұрын
Usuphelile unyaka,sithini isilo kanye no prof?kwacweba iziziba noma babanjwe ngophondo?
@bluemagic7128
@bluemagic7128 2 жыл бұрын
Sinawe Ngwane, asiyiphakamele lendaba
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 2 жыл бұрын
Ngwane kuleli lakho Mfwethu Ake ngisike Nami kwelilengayo..Kungani ke kungabizwa imbizo kungaba eyezinsizwa,noma amadoda ke ithungelwe ebandla ebese kuyokhothanywa kuBayede nalenkulumo siyolicela elethu iLobolo siphume kwelikaSomtsewu ngoba konakele Ngwane Uma ungafunwa khabo wentombi ofisa izokugana bavele bethi inkomo(inquthu Janina beyibeke noma enanini Lika R12 000,ezolandela bese sishiyanga ngoR500.kuyasinda Ngwane.
@nsilayenja
@nsilayenja 2 жыл бұрын
Amalobolo alula Mnewethu... sinyiswa umembeso(izibizo), abantu bavele babone ukuthi bazitamuzele laha kuwe. Okulandelayo, ngeke ufike uqhume u 100k ajike akufebele,... inkinga lento
@phumlaneindlandlalaziyomkh1285
@phumlaneindlandlalaziyomkh1285 2 жыл бұрын
🤔
@njabulonzimande4433
@njabulonzimande4433 2 жыл бұрын
Washaya mfokaHlongwane.
@siphesihlelanga5783
@siphesihlelanga5783 2 жыл бұрын
Wakhuluma iwe Sadio Mane
@thembisomakatha7800
@thembisomakatha7800 2 жыл бұрын
Walibeka iqiniso Ngwane
@khulekanilucky5752
@khulekanilucky5752 2 жыл бұрын
Ngiyabng mnawethu
@mfundoshabane5057
@mfundoshabane5057 2 жыл бұрын
Ai mfoka hlongwane usushilo azbuyele emasisweni
@sfanelesibongengcobo6893
@sfanelesibongengcobo6893 2 жыл бұрын
Balotsholelwa labo.
@sbonisobuthelezi6713
@sbonisobuthelezi6713 2 жыл бұрын
NGIVUMELA NAWE NGWANE UYISHAYE ESKHONKOSINI
@scelobuthelezi914
@scelobuthelezi914 2 жыл бұрын
Iqin'sile lensizwa muva nje abakhwekazi babiza ibizo kodwa umuntu ungamuficanga eyintombi umama akanikwa lutho ingane yakhe mingasesiyo intombi
@cottonwoodsguards6808
@cottonwoodsguards6808 2 жыл бұрын
Inhla zonke zombili lendaba n kwamele ilungiswe kodwa abanyebaselfish sebedayisa ngengane zakho zijike ziyofeba noma zihlukuluzwe umsuka kuyilobolo bajike bagilane abantu balimazane...most GBV is from lovers or partners ayilungiswe bakwethu boooh. Inkulu njalo ibalulekile lendaba
@mbonisenilucas5073
@mbonisenilucas5073 2 жыл бұрын
Ndlandlalazi bhuti
@qinisokunene4160
@qinisokunene4160 2 жыл бұрын
Wayibeka mfoka Hlongwane
@mbhekenimathebula7973
@mbhekenimathebula7973 2 жыл бұрын
Simile isizwe ngalento
@bhekim62
@bhekim62 8 ай бұрын
mmm mfoka Ngwane wazewayikhuluma lento engihluphayo ngoba phela esiZulwini iqiniso lithi alikho nhlobo ilobolo kodwa abasemzini wentombi bakhipha lokho abanakho kubeyisipho sokwakha ubuhlobo , kubayinto eba ukujabula emndenini yomibili . And uqinisile ukuthi lento yelobolo ingumgoga kowesifazane kodwake ngeshwa elikhulu kwabo abesifazane abakuboni lokho .
@thabansangweni314
@thabansangweni314 2 жыл бұрын
Wabeka mfo Kunzima kithi esihola amakinati
@sbongaavela9767
@sbongaavela9767 2 жыл бұрын
❤️🙏🌹
PART-1. UKUPHENDUKA KWEKHAYA UMPHANDU.
9:06
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 6 М.
ABANTU BANGAKWAKHI.
6:46
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 4,9 М.
Wait for it 😂
00:19
ILYA BORZOV
Рет қаралды 11 МЛН
黑的奸计得逞 #古风
00:24
Black and white double fury
Рет қаралды 30 МЛН
EKHWENÌ, IKHWA NOBUNGOZI BALO.
6:38
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 5 М.
AWUKHULI UMA UQOME UKUZIBIYELA NGEZIMVIVILITHI.
5:23
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 3,8 М.
Idlozi elithwetshuliwe
9:24
Indlondlo Yamagcokama
Рет қаралды 1,5 М.
UKUNGAKWAZI UKUHLUKANISA. IMPILO NOKULINISA.
7:15
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 3,5 М.
UBUZE BEZIBUSISO; OWENTULAÝO.
8:07
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 3,4 М.
IKHAYA ALIFI KUZELWE INDODANA.
7:55
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 7 М.
OMAMEZALA ABALALA NAMADODA ABO, EGAZI.
8:39
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 4 М.
KAZE ANGIGANWA UMTHAKATHI YINI?
8:00
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 4,4 М.
Bahlale bephoqa ukuhlonishwa by Phumlane B. Hlongwane
3:35
Phumlane indlandlalazi yomkhonyovu Hlongwane
Рет қаралды 48 М.