SIHLUSHWA ISITHWALO SIKAMFOWETHU OWASITHATHA WASHONA

  Рет қаралды 278,116

siyeza tv

siyeza tv

Күн бұрын

Пікірлер: 633
@pop89001
@pop89001 3 ай бұрын
Break the covenant that you brother made in the name of Almighty Jesus Christ. And keep his commandments and never stop praying in any circumstances.
@SmaNdosi
@SmaNdosi 2 ай бұрын
Ndodakazi, yamukela u Jesu Kristu njengeNkosi noMsindisi wempilo wakho, iGama lika Jesu Kristu linaMandla uye kuphela okulwelwa uzongena ezithembiswayo zakhe- uthe "Asikho isikhali esilungiselwe thina esiyophumelela" Jesus Christ loves you.
@NtombifuthiDlamini-l3v
@NtombifuthiDlamini-l3v 3 ай бұрын
Engabe abantu bayabona bakithi.😢.😢😢😢 Asikho isithwalo esingenabungozi zonke ziyashintsha zigune okukhulu Akwesifunde ukweneliswa yisimo esikuso ngalesosikhathi ngoba izinto zikaJehova zyalindwa. Izinto eziza kalula zinobungozi zonke😢😢
@NkosazaSukwana
@NkosazaSukwana 3 ай бұрын
Sicela upart 2 sibona ukuthi balufumene Na uncedo, I wish bafumane umlaphi onamandla , siyabulela presenter nomsebenzi omuhle🙏🙏♥️
@jabumabuyakhulu4823
@jabumabuyakhulu4823 3 ай бұрын
UJesu Kristu uyiNkosi Dadewethu. Ngicela ungiphe ino. Yakho yocingo.
@triston9618
@triston9618 3 ай бұрын
Abantu bakithi abamnyama abafuni imali yokuphila, bafuna imali yokuphila impilo e flashy💔💔💔💔, bafuna ukuphila like ama rich Americans, bagqoke izimpahla zamagam, yooh!!! This is sad. Akuve sekunzima nokuqoma shame, yazi angisamjabuleli ngisho umuntu o rich e SA, ngoba ngeke usamazi nothwele. KUNZIMA SHAME.
@no_1_zip_0-s1r
@no_1_zip_0-s1r 3 ай бұрын
You're speaking my mind. People are greedy.
@CarolineMhlana
@CarolineMhlana 3 ай бұрын
Washona kanjani yena ngoba kungenzeka zange alalele abathi akwenze konakala ekuqaleni sicela ngathi ningathola inyanga ezixosha yena umfowenu aayilaliswa kahlenimcelele ixolo ngakwenza zange bavume abazali ngakho konke awayefuna ukwenza bamthatha xoshani yena emagcekeni nguye umkhovu god bless you
@ThandekaKhomo
@ThandekaKhomo 3 ай бұрын
Uqinisile ngoba mhlambe wabulawa kona lesthwalo sakhe
@Sihumusha_Amaphupho
@Sihumusha_Amaphupho 3 ай бұрын
Molo nzala wami Phambuka Ncamuza❤❤❤​@@ThandekaKhomo
@KwaneleHlengwa-h7k
@KwaneleHlengwa-h7k 3 ай бұрын
Wadubulwa yena
@Sarah_M84
@Sarah_M84 3 ай бұрын
Try Blaqlife izonosiza, kune show ye zithwalo basize abaningi.
@MaBiyela-b2t
@MaBiyela-b2t 3 ай бұрын
abantu bavele bethi memeza igama likaKristu, uvele ubone ukuthi abakaze bebhekane nezimo ezikanje empilweni. Sibhekene nezinto ezinzima ngoba obhuti bethu bafuna impilo esheshayo kepha befuna ukukhuphuka ngezibusiso zethu siwumndeni....abantu abaningi bayithathela phansi lezinto zokuthwala kepha ihlukumeza wonke umuntu oseduzane, nisho ungesona isihlobo sakhona. ngathi kuyogcina kungenelele uHulumeni ngoba imphakathi iyashabalala ngenxa yalezinto...
@phumlasimandla4641
@phumlasimandla4641 3 ай бұрын
Le into ofuna inyangi
@SiyabongaMthembu-k1u
@SiyabongaMthembu-k1u 3 ай бұрын
Futhi yazi abazi kubuhlungu kanjani
@PaulleteRejoice-lv6op
@PaulleteRejoice-lv6op 3 ай бұрын
Bhuti Mdu udinga imikhuleko uyathwala shem inkinga zabantu 🙏
@jehovahjireh566
@jehovahjireh566 3 ай бұрын
uyayidinga icovering foresure. These devils are not happy being exposed.
@fisanizondi951
@fisanizondi951 3 ай бұрын
Uyathwala shame indlu emnyama iyinkinga phumani ekuthwaleni
@WendyBukhosini
@WendyBukhosini 2 ай бұрын
Buzani amanazaretha oNyazi
@thandekagoodness2911
@thandekagoodness2911 3 ай бұрын
Aw kdwa bakithy kwaze kwabhlungu lesimo salokthwala kwabantu emhlabn kanti kukhale nyonini😢😢 into engiqaphelayo labnt abathwele bahlaba njlo badidisa ngomsamu futhi iskhathi esningi bakhohlakele kabi!!!
@busimnyandu3309
@busimnyandu3309 3 ай бұрын
Siyabonga to our Presenter 🙏uvele uwuthwale umthwalo...Jehova akugcine nawe usazobasiza siyathemba bazosizakala ..Amen
@XolileNdlovu-ui4sd
@XolileNdlovu-ui4sd 3 ай бұрын
UNyazi luzoyiqondisa , webhuti Mdu omkhaya abahambe bayonikela kuNyazi ekuphaakameni kuqala ngaphambi kwako konke
@sindisiwenxumalo6388
@sindisiwenxumalo6388 3 ай бұрын
Yebo injalo indaba ukhona EBuhleni umsizi wethu
@sfisomadondo3192
@sfisomadondo3192 3 ай бұрын
manje ngicela ukubuza kuphoqa ukuthi ngempela uze uye ngqo kulona uNyazi mawfuna ukunikela,angeke wakwazi ukuya ethempelini eliseduze usizakale khona?
@NonhlanhlaMirriamMchunu
@NonhlanhlaMirriamMchunu 2 ай бұрын
Ngbona ngshumuz ka anti maMchunu haaa Livapo kwanzim iyani enkosini niyoybika lento
@AyandaDlamini-k5u
@AyandaDlamini-k5u 2 ай бұрын
Abanikele noma iliphi temple under uNyazi bacele amadoda ahambise umkhuleko.Babeke ithemba kuYena ngoba uzosiza abantu
@AvuyileMthobeni
@AvuyileMthobeni 2 ай бұрын
​@@sfisomadondo3192uyakwaz ukuya tempelin ubike ngomnikelo cele nomthandazo
@PaulleteRejoice-lv6op
@PaulleteRejoice-lv6op 3 ай бұрын
Kubi langaphandle shem bantu abalindi kubuhlungu manje ngoba sekusele nomndeni, uNkulunkulu akahlulwa lutho mndeni keep trusting in God, nothing is impossible with God 🙏
@Malindz8094
@Malindz8094 3 ай бұрын
Amen cc, mkhuleko iwona owumanqoba🙏
@phumlamazibuko3003
@phumlamazibuko3003 3 ай бұрын
Kanti baningi abantu abathwele KZN haibo sibona abantu beyizigwili kanti izithwalo. Manje umndeni uyahlukumezeka.
@thokoirance380
@thokoirance380 3 ай бұрын
Yingakho kwenzeka izigemegeme ezingaka e kzn izikhukhula ..nkulunkulu uyikwatele leyo province kuseza lukhulu😢
@TwinX911
@TwinX911 2 ай бұрын
That's true KZN most yabantu bakhona bathwele and iyasabisa lento yabo😢....coz most of people who need help yesthwalo they are from KZN
@dumsilendaba876
@dumsilendaba876 3 ай бұрын
Lo cc is going through a lot 😢😢😢😢 nkosi ngenelela kulunkulu mdali wezulu nomhlaba
@thamiendimande5179
@thamiendimande5179 3 ай бұрын
Iyodwa into engasiza lomndeni ukunikela izimpilo zabo ku Kristu uJesu. Basindiswe. Ikhaya labo kube ikhaya lomkhuleko. Ayikho into enamandla ehlula igama lika Kristu uJesu
@SbusisoCekwane
@SbusisoCekwane 3 ай бұрын
akukho jesu wasiza la kfuneka nyanga no umthandazi anime kancane ngo jesu plz
@sirlulytsmbesherh9138
@sirlulytsmbesherh9138 3 ай бұрын
​@@SbusisoCekwane😂😂😂😂uthin ngempel lomunt meth kungsiz u jesu😂😂
@BoitumeloAyanda-c3m
@BoitumeloAyanda-c3m 3 ай бұрын
Asoze umkhuleko usikhiphe isithwalo,Thina ngakitith ashintshana amakholwa ubaba wakhona evela ebondeni lwakwakhe,kwaze kwavela abalaphi bendabuko bamsusa ngezinto zabo
@SbusisoCekwane
@SbusisoCekwane 3 ай бұрын
yazi cabanga kuthi kuyadlalwa lo jesu kube uyasiza ngabe abekho la
@BoitumeloAyanda-c3m
@BoitumeloAyanda-c3m 3 ай бұрын
Even uSosobala ekufeni kwakhe kwagcina zona izinyanga
@ncamsilenkosi4627
@ncamsilenkosi4627 3 ай бұрын
Kanti uSesi Thembi wakuDlozi lami Moja love angeke ancede yini ngoba ngathi uyasiza
@TeaObsession
@TeaObsession 28 күн бұрын
@@ncamsilenkosi4627 ngeke plunge isithwalo akasazi umtana uthembi
@nombangomtshali9399
@nombangomtshali9399 3 ай бұрын
Bafowethu animeni ngempela kemanje ngalezithwalo 😥😥
@zuziphe
@zuziphe 3 ай бұрын
Kanjanih singakathwalih Thina😼😒🙌kahlenih
@nomfundoprudence9834
@nomfundoprudence9834 3 ай бұрын
😂iscefe sakho​@@zuziphe
@masthuli2565
@masthuli2565 5 күн бұрын
​@@zuziphe😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂....kodwa ungenelwe yin we Bhuti emhlabeni kushubile😅😅😅😅😅😅😅
@masthuli2565
@masthuli2565 5 күн бұрын
​@@nomfundoprudence9834angsahlekii😅😅😅😅😅😅😅😅
@SmangeleNjapha
@SmangeleNjapha 3 ай бұрын
Nkulunkulu bhuti Mduh ngathi anganivikela ezindaweni enihamba kuzona nisiza abantu ezinkingeni ezahlukene.unkulunkulu engathi angalekelela ksizakale lezingane zabantu nkosyami🙏🏼
@africanbeauty7199
@africanbeauty7199 3 ай бұрын
Inhloso yomlungu efika la e Africa yasebenza, awuzwe nje u Jesu ungenaphi nje La!!!
@NcobileNtshangase
@NcobileNtshangase 3 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂😂
@LizekaMdoda-gv1xp
@LizekaMdoda-gv1xp 3 ай бұрын
Uyaloya wena
@thembishezi-y5e
@thembishezi-y5e 3 ай бұрын
Ungaphinde usho mfowethu
@thembishezi-y5e
@thembishezi-y5e 3 ай бұрын
Iva likhishwa henye iva
@thembishezi-y5e
@thembishezi-y5e 3 ай бұрын
Hei abelungu basenza kodwa ngoku brainwashed abantu abamnyama
@zandiledlamini3664
@zandiledlamini3664 3 ай бұрын
Kwaze kwanzima emhlaben jehovah... Unkulunkulu sale usubakhumbul bona bebe gaz ngalukh kade kwenziwa ubhut waboo kant unkulunkulu usuke qinisile um uthi izono zabazal Beth ziwelela kubantwan Beth unkulunkulu khulul abantfwana bakhooo
@SandileDuma-g9k
@SandileDuma-g9k 3 ай бұрын
Anibasizeni bantu bakithy uzokhona ukubasiza akabasize okwengane nkosiyami😢 kwaze kwanzima kule kzn ...
@ItumelengQueenMaduna
@ItumelengQueenMaduna 3 ай бұрын
Eish! God in everything ngibonge umfwethu uke wathi exoxa athi Mina sisi ngifuna ukuyothwala ngathi njengoba ungenskati ungenanja ungdnangane uzothwala ngezingane zakabani ngalwa thanx 2 Utube ukusifundisa manje akasafuni nokuyizwa leyo coz ibuhlungu lento yokuthwala.
@ntsikelelophambaniso5926
@ntsikelelophambaniso5926 3 ай бұрын
We are perish because of a lack of a knowledge this family they must give their lives to crist Jesus they will be saved they will be delivered 🙏
@medicallaboratoryscientist3613
@medicallaboratoryscientist3613 3 ай бұрын
eyyy fuseg wena akudlalwa la
@sthembisokhumalo8103
@sthembisokhumalo8103 3 ай бұрын
Ujizasi waphi loyo
@nkaberongndwandwe1773
@nkaberongndwandwe1773 3 ай бұрын
😂😂😂😂😂 ngafa ukuhleka​@@medicallaboratoryscientist3613
@samkelisiwesamke4678
@samkelisiwesamke4678 29 күн бұрын
Asidlali lah
@mollienkosi299
@mollienkosi299 3 ай бұрын
Only Jesus Christ of Nazareth can clean up all that demonic activities in the home Jesus helps free no charge ls , plz give us your contact to help her in the mighty name of Jesus Christ
@mandlamaphisa6566
@mandlamaphisa6566 2 ай бұрын
Shembe UNYAZI LWEZULU is the answer for every person living under the sun. Bikelani UNYAZI LWEZULU sisi luzonixazululela.
@nomondesibanyoni253
@nomondesibanyoni253 3 ай бұрын
Amademon aziph'amandla ngoba abantu abafuni ukungenisa ulwazi olunembile oluvela kumdali wethu. Asezodlala ngathi amademon. Let's put our trust in the Lord, usizo lutholakala mahhala kuJehova no Jesu.
@LucasNdimande
@LucasNdimande 3 ай бұрын
Kwakubi bafewethu sister hlalakuthixo akahluleki onosizo akamsize 🤝
@ZandileShangase-os3mi
@ZandileShangase-os3mi 3 ай бұрын
The Revelation spiritual home nizosizakala mahhala
@priscillancube5773
@priscillancube5773 3 ай бұрын
Mahala haa siphume siphele nje
@tumienia
@tumienia 3 ай бұрын
Not fair on imboni to be helping people for free all the time with ukuthwala. ubaba has a beautiful heart
@NcamisileMtolo
@NcamisileMtolo 3 ай бұрын
Inkinga nje abanye abantu abafuni ukwamukela mmm ukuthandi zinto kuyinkinga ngilunge nginje Nkulunkulu yangibona ngathi ningaluthola usizo 🙏🏾
@MphoNkolele
@MphoNkolele 3 ай бұрын
Buti Mdu ngempela uyawudinga umusa ka Jehovah ngba xem uyathwala izinkinga zethu
@THULISILENDLANGAMANDLA
@THULISILENDLANGAMANDLA 3 ай бұрын
Mina kodwa angiboni ukuth wathwala ngabo because umuntu othwele ngokujwayelekile uba nomcebo.. mina ngibona ukuth ubhuti bagange ngaye nje bamthwebula.. izinto ezivamile lezo😢
@noluvopatricia3069
@noluvopatricia3069 Ай бұрын
aphinde abelidlozi kumntu osaphila abe wayetwele hey
@HlengiweMbuli
@HlengiweMbuli 3 ай бұрын
Jehova ngenelela sikunzima kubantu bakho yoooo yabuhlungu into ngegama lakho jesu kuguqaphansi konke🙏
@sibongilemsimango-pz5yw
@sibongilemsimango-pz5yw 3 ай бұрын
Wayethwalan engabe wamukela isimo sakhe umfwenu yoo siza jesu kubi
@triston9618
@triston9618 3 ай бұрын
@@sibongilemsimango-pz5yw kuthiwe wayesebenza as a bodyguard, labo bantu bahola kangconywana than the most, wayefuna more obviously, efuna impilo e flashy🙄🙄🙄🙄🙄 into esibulele izwe namhlanje ileyo. Sisenkingeni.
@zanellesun1534
@zanellesun1534 3 ай бұрын
​@@triston9618wayethwalela ini kanti yena...?wayenemali,wayenezimoto...??ayisekho imali wangcwatshwa ngayo...🤷
@Technology24
@Technology24 3 ай бұрын
Ukuthwala i Sathanizimu kodwa abantu abakwazi lokho ngoba bacabanga ukuthi yidlozi
@nonkululekogcabashe9488
@nonkululekogcabashe9488 3 ай бұрын
Engathi bangaluthola usizo. Siyabonga bhuti ngokulalela usize futhi abantu kwizinkinga zabo uNkulunkulu akuvikele
@londiwemahlangu100
@londiwemahlangu100 3 ай бұрын
Strange things indeed they do happen in this world yhoo..💔this brother was very greedy imagine sacrificing with your whole family haii sham inkohlakalo engaka..
@CynthiaMthimunye
@CynthiaMthimunye 3 ай бұрын
😢😢😢ohh nkosiyam
@Slie147
@Slie147 3 ай бұрын
Yoooh cabanga nje 💔💔imal impande yesono
@busisiwemichelle5391
@busisiwemichelle5391 3 ай бұрын
Very strange things
@Vv-fl2rm
@Vv-fl2rm 3 ай бұрын
He is introducing a serious bloodline curse and Umkhokha in the bloodline. This thing will bother even further generations of children in that family decades and generations from now.
@ndabenhlezulu8075
@ndabenhlezulu8075 3 ай бұрын
Abantu awubasizi umthandazo ngoba bawufuna uma sebexakekile, kodwa abafuni ukuphila impilo efunwa ngumthandazo. Uma uphila impilo efunwa nguNkulunkulu, kudabuka amabhulukwe esilwaneni usakhuluma-nje ungakaqali nokulwa naso. Ngeke bakusize laba bathandazi ababiza igama likaNkulunkulu belixuba nemithi. ElikaJesu igama lizokusiza uma wena uthatha isinqumo sokuphila ngalo kuphela ... kodwa uma usafuna noma yiluphi usizo, khohlwa ... uNkulunkulu akangeni lapho.
@mahlasebayanda
@mahlasebayanda 3 ай бұрын
Waze wancikisela bo uNkulunkulu makunjalo.
@ndabenhlezulu8075
@ndabenhlezulu8075 3 ай бұрын
Akancikiseli Bhovungana ... lento ifana nokuthi-nje uma isithandwa sakho siza kuwena ngamuhla sinenkinga yemali, kodwa uma ususinikile imali sihambe siyojabula nabanye abantu, ugcina ungasasisizi uma sihluphekile ngoba uyabona ukuthi umuntu wakho akathandi wena kodwa ufuna imali yakho. Akekho umuntu owake wahlomula esitokfeleni angasidlali.
@Sihumusha_Amaphupho
@Sihumusha_Amaphupho 3 ай бұрын
Kodwa wethembekile singathembekanga..akasilahli uhlala nathi noma sesimshiyile,akasibaleli amacala.. indeed uJesu angasinika konke nxa sozithoba kuye
@ndabenhlezulu8075
@ndabenhlezulu8075 3 ай бұрын
​Sawubona bhuti/sisi Kuyangijabulisa lokhu okubhalile, kuzwakala kuvela kumuntu othobekile. Ngingajabula ukuba nengxoxo nawe eceleni ngocingo for 5 minutes uma ukhululekile. Kukhona esingafundisana khona ngendaba kaJesu. Ngizosebenzisa eyami i-Airtime. Uphile
@SlindileNcanana-r3c
@SlindileNcanana-r3c 3 ай бұрын
Ngicela ukusho ukuthi uma uyomnikelela kuShembe uyobe umkhulule emaketangweni umneweni sisi ngoba uboshiwe ngale kwethuna hamba ngiyakuthembisa mina maningi amacala enzeka emndenini singazi umxolele nawe noma engasekho emhlabeni
@noluvopatricia3069
@noluvopatricia3069 Ай бұрын
kupi kwashembe
@mballyiekim9253
@mballyiekim9253 3 ай бұрын
Bab' uMdu sicela uxhumane noBaba Msweli ngokushesha before isimo siba worse🙏🙏🙏🙏
@NomzamoMyekwa
@NomzamoMyekwa 3 ай бұрын
Unjn mah cel uzame I blue nation The Revelation Spiritual Home Ikhaya Lomoya Uzolufumana uncedo uye Ne family yakh yonke uthathe indzebenzo zakhona
@SophieMofu
@SophieMofu 2 ай бұрын
Zulu😊
@TomKlass
@TomKlass Ай бұрын
Watching from randburg.very sad situation.there is power in prayer
@AlfredMsane-bl9qv
@AlfredMsane-bl9qv 3 ай бұрын
Nanti izwe libhubha .Ake niyeke ukuthwala bantu bakaJehova.Uzofa lento ihluphe abasele.Vuka uyosebenza uneliswe yilokhu okutholayo not ukuthwala
@ThembeniAletta-cw8vo
@ThembeniAletta-cw8vo 3 ай бұрын
Brother abantu badela ngokubona nje ngotomane lo engingamazi ngizwa besho NAMI
@hlengiwemkhonza698
@hlengiwemkhonza698 3 ай бұрын
Yooohhh sekuthwala ngathi siphila nkosiyami 😮😮😮😮😮 kahleni bo utholakalaphi umgomo wokuthi bangathwali ngathi??? Weee ngaze ngasaba lento eyenziwe yilobhuti
@patricianokwe1119
@patricianokwe1119 3 ай бұрын
Cc akunajesu onokukusiza ,hamba uye eRevelation Spiritual Home (kwababu Radebe inkosi yomoya) angikukhohlisi
@SophieMofu
@SophieMofu 2 ай бұрын
Zulu😊
@NomvuyoCele-h6g
@NomvuyoCele-h6g 3 ай бұрын
Ey kwaze kwakubi bakithi tjoo hhayi angazi kwakukuthwala kwani kona lokhu phephisani sisi asethembe nizosizakala big up Thuleleni ngokulalela izi nkinga zabantu uThixo anibusise.....
@LynnetSpha
@LynnetSpha 3 ай бұрын
Salusubuya jesu sengathi lingaluthola usizo
@SimangeleJiyane-g3x
@SimangeleJiyane-g3x Күн бұрын
Igama likaJesu lingaphekwakho konke...nikelani kuye
@InamandlaMkhize-y2b
@InamandlaMkhize-y2b 3 ай бұрын
The fact that after all she remembers that ithemba lake likuJehova..I feel you mama angathi ungalthola usizo ngalo Llama lìkaJesu
@ZodwaNgcobo-k7r
@ZodwaNgcobo-k7r 3 ай бұрын
Sisi biza igama lika Jesu umemeze impela biza ngegama lika Jesu kristu ngithi hamba uzohamba akukho okudlula igama lika Jesu
@JabuCya
@JabuCya 3 ай бұрын
Igama lika Jesu alisebenzi nhlobo kulezinto zeyithwalo, uzothandaza kuze kuphele wonke umden,, isifuna abelaphi bendabuko
@Sihumusha_Amaphupho
@Sihumusha_Amaphupho 3 ай бұрын
Linamandla leligama kuguqa phansi konke ngalo
@sbahlembalimbathambalenhle238
@sbahlembalimbathambalenhle238 3 ай бұрын
​@@JabuCya😂😂😂
@zothilemiya6464
@zothilemiya6464 3 ай бұрын
Uqinsile 😂😂​@@JabuCya
@NonkanyisoMkhetshane
@NonkanyisoMkhetshane 3 ай бұрын
Oww Jehova salusubuya Nkosi
@SihleZikode
@SihleZikode 19 күн бұрын
Asikho isithwalo esingenabungozi qaphelani sizwe sakithi ibuhlungu lento yalo mama jesu
@NolubabaloVumba
@NolubabaloVumba 2 ай бұрын
Isithwalo asifuni kwajesu ningakhohlisi abantu babaye kubantu besintu plz.
@cindynyaba2802
@cindynyaba2802 3 ай бұрын
Jesus is the answer
@Thulz.
@Thulz. 3 ай бұрын
Jesus has been useless for years, how many people are dying during the so called his celebration, good Friday and December holidays. Jesus is nonsense.
@ThabaniNzuza76
@ThabaniNzuza76 3 ай бұрын
​@@Thulz.Eish ngoba lo Jesu wabo ongakaze usize muntu
@qolanikabini1967
@qolanikabini1967 3 ай бұрын
Amen
@thuladumakude2511
@thuladumakude2511 3 ай бұрын
Yes my sister Jesus is the answer,or else lomndeni uzophela wonke He sacrifice the whole family devil doesn't play with him.
@mkhabolengayondodemnyama8418
@mkhabolengayondodemnyama8418 3 ай бұрын
​@Thulz. Jesus will never come bek again he is gone 4gud only our African God(our Almighty in the name of Shembe can help them) let's forget about him(Jesus) he is nomore
@nomvulaveronicangema566
@nomvulaveronicangema566 3 ай бұрын
Wagqoka kahle Bhuti Mdu❤
@princesssibisi2387
@princesssibisi2387 3 ай бұрын
Usuyamfuna
@hlengiwepprudence
@hlengiwepprudence 3 ай бұрын
I hope uyabona uMnyovu njengoba elokhu ethi " Thatha lento aynabungozi kuyaphileka "
@BongumenziMhlungu
@BongumenziMhlungu 3 ай бұрын
Mnyovu is not specific about ukuthathwa kwento ungamsukeli
@thabomolefe-nf2sj
@thabomolefe-nf2sj 3 ай бұрын
Mft ungasho uliphinde ngamane ngihlupheke
@TataFisto
@TataFisto Ай бұрын
Abaye eNkosini uNyazi LweZulu kophela konke lokho kuhlupheka
@thulanimandisi9367
@thulanimandisi9367 3 ай бұрын
Kuhle please take the family kuTata uZwi Lezwe Radebe we The Revelation Spiritual Home ayobakhuphela sona free of charge
@ANM-xi6on
@ANM-xi6on 3 ай бұрын
❤Iziporo zale mizi ithweleyo abe ulapheyadini uzakugxothwa ngemali kabani Sisi isiwasho netyuwa mchileni nimgxothe ebengekasilungiseleli kakuhle isithwalo sakhe usishiye enkangala kwanti ininzi lento ilapho
@ntombizethumiya5866
@ntombizethumiya5866 3 ай бұрын
Kodwa nkosi yami bhuti Mdu uNkulunkulu abe nawe nethuleleni, nawo lomndeni engathi bangaluthola usizo kwaze kwabuhlungu 🥲🥲🥲🥲
@SibusisoMhlanga-t3j
@SibusisoMhlanga-t3j 3 ай бұрын
Ndoda singafeli ukuthi amandla womthandazo awuwazi. Khona abantu abaphumelela ngaphandle kwemithi
@NzukyTingane
@NzukyTingane 3 ай бұрын
Mntase hamba uye kubaba uzwilezwe radebe if awuka ncedakali n uze uthole umntu weqiniso for ukukhupha esosithwalo nguye before uye thatha icaddle elimuhlophe uphahle kwabakokweni ubachazele ukuba uyakwababa uradebe xana uzithutha ubize abahlambulukile qha bahlehle ababengaga bazakuphendula n soze bakulahlekise abantu bakowenu abahlambulukileyo otherwise if zothandaza ukhwaze ujesu kotshona ilanga nigqitywa zizilwane mntase baninzi befika ekhayeni lomoya beluthola usizo abantu abafana nani iya ethe revalation spiritual home sisi
@noluvopatricia3069
@noluvopatricia3069 Ай бұрын
cc ndinalengxaki nam ufuna umntanam aytate utamkulu owashona singagqira yho zoke ndenze nam ndiye kwa tatu radebe uzoyoyikupha cc
@NzukyTingane
@NzukyTingane Ай бұрын
Ungaya mntase uzakunceda ubaba uZwiLezwe Radebe ETHE REVELATION SPIRITUAL HOME likhaya lomoya akabhatalisimali ukubakuthwa bhatala uyazi ayinguye uyasikhupha nje free enyenwnyw zozibonwla ngokwakho nabantu abadala bakowenu abahlambulukileyo bathini but akasebenzi ngamali yena
@nomsahlophe5890
@nomsahlophe5890 3 ай бұрын
Yoo cha kunzima bakwethu yazi umasongabantu kmele siphile impilo elula engadingi ukuthi uze ufune isthwalo ngoba izithwalo ziba nenkinga ekgcineni yooo
@joelnawa8533
@joelnawa8533 3 ай бұрын
Bhuti umdu mina nje ngyazithanda izindaba ngyaycela indaba yendoda eyayihamba iyodla izimpethu emathuneni plsss
@khethahmzolo6026
@khethahmzolo6026 3 ай бұрын
Mina ngithi ngicela bezame ukuza ngapha eGoli ku Mprothet u DR Xaba ngiyabathembisa ukuthi ngeke bebuye belambatha🤞
@justicemthembeni9590
@justicemthembeni9590 3 ай бұрын
utholakala kuphi neGoli mf2 uXaba?
@khethahmzolo6026
@khethahmzolo6026 3 ай бұрын
@@justicemthembeni9590 utholakala Ellis park eceleni nje kwe Rank,inkomeni tax rank
@justicemthembeni9590
@justicemthembeni9590 3 ай бұрын
@@khethahmzolo6026 ngyabonga, kunjan we mf2 ukugcwala, and utholaka kuluphi usuku evikin?
@MaZondiNyaba
@MaZondiNyaba 3 ай бұрын
Engath ningasizakala boMakhelwane Jehova uzonsiza
@asandambebe5201
@asandambebe5201 3 ай бұрын
Yhooooooo kunzima emhlabeni bhuti Mdu mhle emsebenzi wakho sengathi ungasizakala umndeni
@NtombifuthiGumede-xc7lq
@NtombifuthiGumede-xc7lq Ай бұрын
😢😢😢Eyi mfwethu yaze yabuhlungu lento ikhona ngampela lento yokuthwala ngomndeni mina ngi ngafakaza kumyeni wami kubo udadewabo omncane kuthwele ngomndeni and bayabona bt Uma eke waqhamuka ucc bamkhothamela bonke futhi baphelelwa imsebenzi bonke usizi lodwa kwami mfwethu 😭😭😭😭😭
@ZamaLukhozi
@ZamaLukhozi 3 ай бұрын
Ewuuuuuuu ai yaze yabuhlungu into eyenziwa ilobhuti cha waba nenhliziyo embi wathwala ngomndeni wakhe eiii ai kunzima Sheim family matters idla lubi
@ThandekaKhomo
@ThandekaKhomo 3 ай бұрын
Benghlezi ngikuzwela kude indaba yokuthwala bengazi nangakithi bakhona abantu athwele ngathi ningasizakala bomkhaya bami 😢
@GloryMasilela-v9b
@GloryMasilela-v9b 20 күн бұрын
Izindaba zezithwalo si.rite ngazo maluju
@Arielle-w1u
@Arielle-w1u 3 ай бұрын
A whole security who passed on as a security sithwele with his whole family ukwenza okubi akusizi ngalutho 🙌
@FransKhehla-rg2ce
@FransKhehla-rg2ce 3 ай бұрын
I like the shop but presenter is not make sure😢
@cocoafricashirto5166
@cocoafricashirto5166 2 ай бұрын
What shop
@b.k7457
@b.k7457 27 күн бұрын
What shop? What’s wrong with the presenter? This show is not about looks, grow up!
@NomondeNgubane
@NomondeNgubane 3 ай бұрын
Prophet Godo will help
@NONKANYISODINGA
@NONKANYISODINGA 3 ай бұрын
UJesu Kristu kuphela okwazi ukunqoba lezi zimo. Funani abazalwane abanoJesu bathandaze Mahala nje nizolithola usizo
@phelelanizulu4945
@phelelanizulu4945 3 ай бұрын
Yaz Kuba uvele wathula ngoba lababantu basenkngen wena uzodlala
@SimoMachi
@SimoMachi 3 ай бұрын
jesu womlungu, ebekep kqala yonk lent yesthwalo. the point is iva likhishwa ngelinye iva, if isthwalo sangena ngenyanga or sangoma sisazophuma ngendlela esngene ngayo
@NolubabaloVumba
@NolubabaloVumba 2 ай бұрын
Hamba erevalation spiritual home sizokhishwa leso sthwalo free of charge.
@NomathembaMbhamali
@NomathembaMbhamali 2 ай бұрын
UJesu Kristu ikhambi All the best sisi nabantwana 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
@nombulelofaithxulu8677
@nombulelofaithxulu8677 2 ай бұрын
Baba Mthembu Ugodo olulala amankankane
@nompumeleloshalom447
@nompumeleloshalom447 3 ай бұрын
Shembe is the way, uzonisiza nize ekhaya lemiphefumulo
@RastaAfricanGentleman
@RastaAfricanGentleman 28 күн бұрын
Yini bengathwali ngesithwalo sakhe ukuze bephumelele nabo. Babephila esathwele uBhuti ephila. Kunemizi elokhe iphumelele ngokuthi isithwalo silokhe siqhutsheziwe emndenini asipheli silokhe sidlulisiwe. Ungathola ukuthi oTikoloshe nje abakhala ngokuzitshwa inina niwumndeni. Tholani umuntu ozonivusela sona 😎😎😎 Thatha lento kuyaphileka
@djscwephemsuthu5306
@djscwephemsuthu5306 2 ай бұрын
What if bathwale ngaye umfo lona ai ukuba uyena owayethwele,Kungani kungabalulwa ukuba ubenothile? AND ngath bamthwebulile indlela abachaza ngayo,umuntu othwetshuliwe ohlupha kanje
@HadebeHadebe-r2o
@HadebeHadebe-r2o 10 күн бұрын
Ustrong lobhuti mina ngabe kade ngayeka ngisaba lezilwane
@PhilFodenFanboy
@PhilFodenFanboy Ай бұрын
Angisakhaya lana jesuuuuuuuu .mina ngowase mvinii
@X10-g6m
@X10-g6m 2 ай бұрын
Nge Gama lika Yesu Krestu akaphume lo moya ongendawo Hlala em thandazweni u funde ibible oko faster u nxibe njengo ko kushiwe bible en Thandaza ungayeki 24/7 thandaza and keep Gods commandments
@ZamekileJawuza
@ZamekileJawuza 3 ай бұрын
Ukhona mina umumtu engimaziyo bt kuzomele bakhokhele transport nokuthi kumele udalaba labo bayolicaza ekhayeni. Umutu ozobasiza for free imboni baba zwilezwe Radebe
@ThandekaZulu-wh2sm
@ThandekaZulu-wh2sm 3 ай бұрын
Yooh kwaze kabuhlung abazam inyang yeshumi ebegvil
@thandekileangel8798
@thandekileangel8798 3 ай бұрын
Yoh baze basenkingeni sengathi angaluthola usizo nomndeni wakhe🙏
@AnelisaPato
@AnelisaPato 2 ай бұрын
Zamani ukufunda bible 3 times a day. Pray as well.
@sandileshilembe1524
@sandileshilembe1524 3 ай бұрын
But engikwaziyo inyanga ayimphoqi umuntu ukuthi athwale uyena okhethelayo so nje mina ngibonakuyena owacabanga kancane mmmm kwanzima 😢
@MphoNkolele
@MphoNkolele 3 ай бұрын
Buti Mdu part elandelayo,i trust you i know that you will deliver 💯
@Anthea-u4c
@Anthea-u4c 3 ай бұрын
Ncese Sisi angathi angaluthola usizo please 🙏 u Thixo akusize
@ndabenhlezulu8075
@ndabenhlezulu8075 3 ай бұрын
Uma usisi engaqala aphile impilo yobuKristu engaxutshwe namuthi wezinyanga, lezo zilwane zingasha ziphume zixakwa ukushisa okukuyena, angakaqali nokulwa nazo ngqo. Abathakathi bayazi ukuthi ubuKristu obungaxubi izinto buyazishisa izinto zabo, yingakho bedidisa amakholwa bewatshela ukuthi angaziyeki izinto zesintu. Abanye baze bavule amasonto abo, babe ngabafundisi abayizinyanga ukuze bathakathe kahle bezungezwe yibandla elingashisi ngoba lilothiswe yimithi.
@SindisiwefortunateNkosi
@SindisiwefortunateNkosi 3 ай бұрын
Lol😂😂😂😂😂 uyi joke
@Sihumusha_Amaphupho
@Sihumusha_Amaphupho 3 ай бұрын
Kodwa imithi nezinyanga akwenzile lutho.. Mabe uthi wena usisi ake aphile impilo yobuKristu athembe uJesu engawo amanye amathemba anawo ibizolunga
@thembamdlongwa5586
@thembamdlongwa5586 2 ай бұрын
​@@SindisiwefortunateNkosiYazi bakhohliswa ilabafundisi abathi fire besekuwa abantu enkonzweni kanti yikuactor.'
@McebisiYaphi
@McebisiYaphi 3 ай бұрын
Kant Amazulu aphila njani ngiba ngu Gogo nomama wakho family iphela lapho baphi odade baka gogo obhuti Maka mama wakhe
@snethembankuh3502
@snethembankuh3502 3 ай бұрын
Wasangana nje Wena .neSpelling esiwrong . Awnake Izindaba Zangakini .
@SaneleNdebele-p8e
@SaneleNdebele-p8e 3 ай бұрын
🙆🙆sale usubuya nkosi ngisho ungahlupheka kanjani Linda impilo esheshayo
@BusiswaMdeuka
@BusiswaMdeuka 2 ай бұрын
Sis ngicela uvashele kwikhaya lomoya at The Revelation Spiritual home.. ufike ubike daba lokho ngoba umthandazo angeke ukusize ngalutho cc wam
@FifiEffie
@FifiEffie 3 ай бұрын
Kodwa abantu smakade kodwa yini ngalokuthwala hay🙆🙆🙆😥😥
@EuniceMtsweni
@EuniceMtsweni 3 ай бұрын
Mama ngiyanizwela kodwa beningaboni yini ushintsho lokuphakama uma esiphila ubhuti. Mhlawumbe njengokuphila kamnandi .enemali ingena ngapha nangapha
@ZaneleGoba-t4y
@ZaneleGoba-t4y 3 ай бұрын
Dadewethu ovela phezulu uphezu kwakho konke ovela omhlabeni ungowomhlaba John 3 : 31 Thola abantu bakaNkulunkulu bakukhulekise nnawe mtaka mah uzinikele kuJesu
@silethukuthulazondo6598
@silethukuthulazondo6598 3 ай бұрын
Hambani kwababa uHadebe eThe Revelation Spiritual Home .
@NtombifuthiGumede-xc7lq
@NtombifuthiGumede-xc7lq Ай бұрын
And bavama ukusebenzisa igama lonyazi syacela mana Aretha amahle unyazi ake luthathele loludaba phezulu kwehliswa isthunzi sebandla kubuhluuuuungu😭😭😭😭😭
UMFAZI WAMI ENGISHADE NAYE UZALE AMAVEZANDLEBE AWU 5
1:00:17
THULELENI TV
Рет қаралды 97 М.
人是不能做到吗?#火影忍者 #家人  #佐助
00:20
火影忍者一家
Рет қаралды 20 МЛН
UMKHWENYANA  WAMI WATHWALA NGAMI
45:04
THULELENI TV
Рет қаралды 91 М.
INGANE YAMI IYAVUKA EBUSUKU IYOTHAKATHA NGISALE NOMZIMBA WAYO
33:39
THULELENI TV
Рет қаралды 163 М.
REAL STORIES | Ep 20| uMithise uMawakhe, 3 Wezingane - Part 2
51:09
Real TV1 Stories
Рет қаралды 328 М.
"He Slept with Dead Bodies at the Mortuary" - Eric
49:04
JUSTIFY
Рет қаралды 327 М.
Ayanda Msweli Foundation | Ukuthwala Kuzala i-Spiritual Rape
1:42:25
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 700 М.
SESIFILE ZIPOKI ZISHAYA NGISHOAMAKHOLWA UMA EZOTHANDAZA
54:21
THULELENI TV
Рет қаралды 395 М.
人是不能做到吗?#火影忍者 #家人  #佐助
00:20
火影忍者一家
Рет қаралды 20 МЛН