No video

SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngafaka umngani kwiWunga ngiziphindiselela | S1 - EP41

  Рет қаралды 46,757

Blaqlife TV

Blaqlife TV

Күн бұрын

We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo

Пікірлер: 188
@caspermavundla
@caspermavundla 6 ай бұрын
Ewu nendaba yokukhipha iyimfihlo zenu ngathi kuzophum iyidumbu
@charitynomusa9114
@charitynomusa9114 6 ай бұрын
Yazini 😢😢😢😢
@sphiwemangala-kj4dj
@sphiwemangala-kj4dj 6 ай бұрын
Ninga mjaja nje lobhuthi kodwa iphutha lakhe uyalibona and ufisa ukulilungisa , sonke syaba nomona ukuthi nje okwethu ukugadla akwaziwa abantu. Anikho musulwa yekelani ukujaja umuntu exolisa futhi ebona iphutha
@phumlanindlovu-rp9ux
@phumlanindlovu-rp9ux 6 ай бұрын
Lo Bhuti ngoba ethi uyasebenza ukube yena uthathe umngani wakhe wamyisa eRehab without confession😢🤞.
@user-zt3si4vm1n
@user-zt3si4vm1n 4 ай бұрын
Ei ezinye izinto ongazilungisa kalula bese ukhuluma no mdali xolise wenze konke okuhle akuthethelele ngale kokutt UZE ubulale inhliziyo zabantu
@user-rq4gn4yz5v
@user-rq4gn4yz5v 4 ай бұрын
Best idea ever nje ngoba lena inzima indaba 😢😢
@user-nt3jm8pl9n
@user-nt3jm8pl9n 6 ай бұрын
Ngihlezi ngisho ukuthi umngani into engekho
@ongeziwedamba8902
@ongeziwedamba8902 5 ай бұрын
Yinto enga exist leyo
@user-rq4gn4yz5v
@user-rq4gn4yz5v 4 ай бұрын
Futhi nje ngeke ize ibekhona umona and betrayals 😢
@mhlengimbokazi4106
@mhlengimbokazi4106 4 ай бұрын
Yaz kodwa ukubuhlungu kunabant abaźoy Funda lepost kodwa ngek bakholwe....
@asandadubazane8005
@asandadubazane8005 6 ай бұрын
Baqinisile abazali uma bethi ayikho into ekuthiwa umngani
@user-rq4gn4yz5v
@user-rq4gn4yz5v 4 ай бұрын
Umngani is your worst enemy😢😢
@user-tf3cz1ny4x
@user-tf3cz1ny4x 6 ай бұрын
Uma ulokhu umfakela wawuthi kuyoba njani umona awukhokheli
@thoko2804
@thoko2804 6 ай бұрын
Wambulala ephila unenhliziyo embi,wabulala kusasa lakhe,ngenxa yomona
@BhekumuziShangase-qw8ou
@BhekumuziShangase-qw8ou 6 ай бұрын
And wayibulala ingane yomfazi 😢
@phumiegs5198
@phumiegs5198 6 ай бұрын
Hmmm mhlampe bekumele uqale umuyise reharb asizakale ethi uma esephilankhle sekumnandi bese iyamazisa yena kuphela buka manje uzozizondanisa nomndeni wonke sdingo singekho and utshela izwe lonke kodwa..ke inkosi iize ikutetelele buti singaboni sonke kulomhlaba🙏
@nobuhlewinnie7714
@nobuhlewinnie7714 6 ай бұрын
Umona uyabulala mntanami wafana nomthakathi wathula eside iskhathi😢
@NoziphoNxele
@NoziphoNxele 6 ай бұрын
Ngithi mina kungcono ngoba uzibonile iphutha lakhe so u Nkulunkulu uzomxolela sengifisa uhambe Kahle khabo Thami ngifisa Baku xolele❤
@user-ul8ri1vu6i
@user-ul8ri1vu6i 6 ай бұрын
Ngiyakusaba uphendulumuntu Abe iphara ngenxa yomona nje
@busisiwegumede953
@busisiwegumede953 6 ай бұрын
Wayeke athi umawami umuntu wabangani uyazilimaza ngoba ebanganini bakho abawu 10 mhlambe uyedwa okufisela into enhle ngithi mhlambe kwesinye iskhathi akekho lomfana ubulawe umona mngani wakhe wayemsiza emolleka izinto zakhe kwakungafanele amzondele lokho kwakufanele abheke okuningi okuhle abemenzela kona kodwa ngiyamsabela kubhuti kaThami angifuni ukungasho sesithembele kuJehova ukuthi angenelele🙏🙏🙏
@LizwiNgubo-xh1cz
@LizwiNgubo-xh1cz 6 ай бұрын
Wayekhuluma iqiniso umama wakho into ethi mngani ayikho ncono uphile nezngane zakini noma wedwa🤞
@lungilenxele5029
@lungilenxele5029 6 ай бұрын
Ayikho into ewumngani emhlabeni
@lindiwemahlangu4983
@lindiwemahlangu4983 6 ай бұрын
Ukukhohlakala okungaka
@NokwandaPriscilla
@NokwandaPriscilla 6 ай бұрын
Kahle hle wena wamfakela izdakamizwa ngb ubona kuthi uhlakaniphile eskole
@triston9618
@triston9618 6 ай бұрын
Nokuthi kubo babephila kahle, abazali be afford.
@noxolosithole9140
@noxolosithole9140 2 ай бұрын
Yoh ay hopefully ubhuti kaSizwe uzoluthola isizo. Unesbindi bhuti syabonga
@nellyzulu820
@nellyzulu820 6 ай бұрын
Aw wenza isono😮 Nkos'Yam
@CbosEasyRecipes7
@CbosEasyRecipes7 6 ай бұрын
Can we get a follow up on these confessions PLEASE! Kulomhlaba sengibonile ukuthi abantu obasizayo yibo abazokubonisa umlilo yingako u Jesu wayebasiza aphume kubo aqhubeke nendlela yakhe yokwenza umsebenzi kababa wakhe. I think it's safe to take that pattern and don't look for close friends unless really they are organically.
@user-mj9od1vh5l
@user-mj9od1vh5l 6 ай бұрын
Ngokuphumela obala uzolapheka emoyeni kunzima ukuba isigqila sikanembeza ngathi nomngani engathola usizo
@user-sh4nn2ce6d
@user-sh4nn2ce6d 6 ай бұрын
Uzolashwa yini mthakathi
@DMMsomi-xy8fj
@DMMsomi-xy8fj 6 ай бұрын
Okungenani uyazisola baningi abantu abathule nezinto ezinzima kabi la ngaphandle ey pho ke abantu ave bejajana bezenza ongcwelengcwele la kanti babole phuhlu....
@user-xo5mi2xr8y
@user-xo5mi2xr8y 6 ай бұрын
Mama once said show me your friends I'll show you your future,choose friends carefully.
@Me-xoxoz
@Me-xoxoz 6 ай бұрын
I had few friends growing up. My mother wayebabuza in terms of isikolo their aspirations. From there uzabona bengasafiki nkhaya.
@muntuwilliams4857
@muntuwilliams4857 6 ай бұрын
So kahle kahle umbulele lomuntu ngenxa yomona nentliziyo emdaka
@bekezelasibanda
@bekezelasibanda 6 ай бұрын
Ngaze ngaphelelwa kanti umhlaba sewabanjani vele ,Umona yilifa lezinja for sure
@triston9618
@triston9618 6 ай бұрын
Bekumele abakubo mfana osehlala emgwaqeni bakubophe, and ubhadle ejele, uwusathane uqobo. Wabulawa umona nje wokuthi kubo bami kahle, and leyonto ngiyayazi leyonto abantu abakumonela ngoba abazali be afford. Heyi uMONA IFA LEZINJA.
@user-fc5ru2vf5l
@user-fc5ru2vf5l 6 ай бұрын
Hmmm kwaze kwanzima umona ifa lezinja😢😢ngimane ngicabange cc wami from side lakubo kamah wayenomona nobutshitshi bami angidayisela wonke amandoda adle even imali yawo ngami athi ngivumile nathi ngyabathanda...ngibonga ukuthi ngangikwazi ukuzivikela kuloyo mona wakhe
@zandiledube9235
@zandiledube9235 4 ай бұрын
Jehova ngenelela umona isifo esimbi kk kodwa nawe ke bhuti unonya boo usatan onezimpondo emhlane isono esingaka 💔😭😭😭
@FikileDuma-mp6pw
@FikileDuma-mp6pw 3 ай бұрын
Umona isifo esbi kakhulu khuleka kujeva uzobanawe🙏🙏
@mandlenkosiplaatjie4970
@mandlenkosiplaatjie4970 6 ай бұрын
Ungumthakathi kwedin rha
@user-sp8uo3dr7q
@user-sp8uo3dr7q 6 ай бұрын
Angayi lomjita lapha uzombulala lo bhuti 😭
@phililemhlongo2526
@phililemhlongo2526 6 ай бұрын
Ay ngeke uyamuzwa nje lobhuti uzombamba ngezandla
@user-zd8uz7mm1k
@user-zd8uz7mm1k 6 ай бұрын
Ngempela futhi
@LulekaNokonya
@LulekaNokonya 6 ай бұрын
Mna ndivele ndanoloyiko ndakuva impendulo kabhuti omdala yhooo
@LungileMthembu-hl4vp
@LungileMthembu-hl4vp 6 ай бұрын
Kodwa lokhu kukhishwa kwezimfihlo kuzogcina ngezidumbu,lezizinto zibukhuni ngoba oyedwa uthi uzizwa ekhululeka kodwa omunte ke?
@user-dd9zk8rw7v
@user-dd9zk8rw7v 6 ай бұрын
Ukhohlakele doti, uphumelele wena empilweni ngoku. Uyayazu ibuhlungu kanjani lento owayenza, as a parent bengeke ndikuxolele
@user-ut9dj2rs9r
@user-ut9dj2rs9r 6 ай бұрын
Ukhohlakele bhuti wabantu yoooh uyafana nomuntu ombulele
@fikekhayakhethiwemasekofik9955
@fikekhayakhethiwemasekofik9955 6 ай бұрын
Uyathakatha 😢😢
@user-xu5tl3du2h
@user-xu5tl3du2h 6 ай бұрын
Kwaze kwazima 😢
@user-xm6vy4eg2f
@user-xm6vy4eg2f 6 ай бұрын
Uzobethwa wena
@Dr_V5_ZiK5_li5.
@Dr_V5_ZiK5_li5. 6 ай бұрын
Mmhhh KonaKele 😢😢
@user-sq4me5vc1q
@user-sq4me5vc1q 6 ай бұрын
Dingswayo ngikhule njengawe wena wafikelwa usathane njee mina ngagcinangizqhelanisa nabangani ngonkulunkulu ngphumelele manje bamangala mabengbona
@user-dw1rc5wg8m
@user-dw1rc5wg8m 6 ай бұрын
Inhliziyo yakho boutique yimbi ngenxa yentombi nje ayi chaa
@masentlejiyane6021
@masentlejiyane6021 6 ай бұрын
Maybe uxolisa ngoba naye, izinto seziya mbedela, wht goes around always comes around to u
@mathandieperms4353
@mathandieperms4353 6 ай бұрын
Kodwa ukhohlakele umona wani ngoba nje ubekupha impahla zakhe sihlupheki sengane
@triston9618
@triston9618 6 ай бұрын
Emphathela ne lunch eskoleni kodwa still waba nomana💔💔💔heyi.
@user-mo9it3bq4d
@user-mo9it3bq4d 6 ай бұрын
Ngeke ngikuthethelele kweya Mah ingan
@Mlungisifruit
@Mlungisifruit 6 ай бұрын
Le show ineqhaza elikhulu BlaqLife syabonga baniqinisile uma bethi "iqiniso kuphela eligcinayo"
@ceceliampanza6915
@ceceliampanza6915 6 ай бұрын
Sengathi bangakuxolela ngoba sinonkulunkulu oxolelayo noma sone kangakanani inqobo masivuma izono
@njabulodadjsa
@njabulodadjsa 6 ай бұрын
Yerri ma bruu unesbindi 😬
@nomvulabetty7243
@nomvulabetty7243 6 ай бұрын
Masinga zama ukuwkhuza umona ezinhliziwenii zethu angeke size sifike lana sifike kanjani nini la na
@YvonneNomabheluStuma
@YvonneNomabheluStuma 4 ай бұрын
Yhooo ungcolile bhuti kakhulu ngase bajubulale kulowa umzi usisingcoli bhuti , umdaka ,soze ungene e Zulwini tututu mfethu
@phililemhlongo2526
@phililemhlongo2526 6 ай бұрын
Yooo😮Ngavele angayizwa lento ekubhulisha or umona awkhulumi iqiniso wena dodti
@sibusisongwanya5968
@sibusisongwanya5968 6 ай бұрын
Awuke ufike la ntamba sixoxe kahle induku ikulindile
@fundiswamendu1307
@fundiswamendu1307 4 ай бұрын
Stufuza loluhlelo lwenu lozondisa abantu nezihlobo zabo yhoo jesu ,kunzima kuthi bantu bomzi ontsundu umona heeee . Family yalo mfana uyenze ntlekisa ngku tjuu 🥱
@ZinhleDube-ww2rn
@ZinhleDube-ww2rn 3 ай бұрын
Yaz umbulele ephila umngani wakho yooo
@user-wc8cq1ni4q
@user-wc8cq1ni4q 4 ай бұрын
Uzofika kuyena wena cha uzofika uthola induku wena silima ndini 😢😢😢
@NobuhleDlongolo-hx4hd
@NobuhleDlongolo-hx4hd 3 ай бұрын
Ayikho into okuthiwa uh mngani emhlabeni
@NondumisoMtetwa
@NondumisoMtetwa 4 ай бұрын
Waba nomonake nawe bhuti Kufana nokuthi umbulale phila umngani wakho😢
@BanganiThembakazi
@BanganiThembakazi 6 ай бұрын
Ungayi uzofa phaya
@mangosejulia4565
@mangosejulia4565 6 ай бұрын
Wambulala ephila yoo
@busivoti9453
@busivoti9453 6 ай бұрын
Pls help ini ihunga?
@britishpoundentertainment8656
@britishpoundentertainment8656 6 ай бұрын
Ayi ngihlezi ngisho kodwa ukuthi abantu abalapha abazifakanga bonke
@lynnethdube6775
@lynnethdube6775 4 ай бұрын
Ingcolili siiies man
@omagandatv
@omagandatv 4 ай бұрын
uyibulele impilo yomjita and akulula ukuyilungisa manje'
@ProActiv_Media
@ProActiv_Media 6 ай бұрын
Yibuthakathi ke lobu, the heart of men is evil😢. Kodwa ke kuhle ngoba ulesfiso sokulungisa
@cocekagwaji6910
@cocekagwaji6910 6 ай бұрын
Intliziyo ngumkhohlisi!
@slindilesibiya-zwide5586
@slindilesibiya-zwide5586 3 ай бұрын
Le show yinhle yimbi kusazofiwa la mhlampe futhi kuyafiwa ukuthi asibesisatshela💔
@barbraphiro8050
@barbraphiro8050 6 ай бұрын
Ngumona nje qhaa bhudie sokungathi umndeni wakhe ungakuxolela kodwa akukho lula 😢
@phumlatshobeni2059
@phumlatshobeni2059 6 ай бұрын
😢😢😢Nkulunkulu akasona islima , ubheke konke okwenzuwa habantu emhlabeni . Lithi ibhayibhile akukho okuyofihlakala kwaphela konke kuyovezwa obala
@annazwane1289
@annazwane1289 5 ай бұрын
Yooo ukhohlakele ungaze umenze into embi kanje hai ubolile
@SithembisoSthole
@SithembisoSthole 3 ай бұрын
kuzosiza ngani vele uku confers ngoba iphara alikakaze lishitshe umuntu umubulele ephila njena kwaphela
@janemabuza9826
@janemabuza9826 3 ай бұрын
Akabe wuyena amtholela usizo ngoba uyasebenza ingane yabantu idliwa zintwala ngenxayakhe. unesibindi esilenga ithambo leNdlovu.mnxxx
@happysgwebela8664
@happysgwebela8664 4 ай бұрын
Ukhohlakele bhuti 😮
@phumelelemaduna4342
@phumelelemaduna4342 3 ай бұрын
Ukubuka le-show kungenza ngibone ukuthi kshuthi zonke u-90% wezinkinga abantu abengena kuzo kungenxa yabanye abantu.😢😢
@mamsiemakubo2770
@mamsiemakubo2770 6 ай бұрын
Ukhohlakele ngisola ngathi lobhuti uzombulala 😮
@phililemhlongo2526
@phililemhlongo2526 6 ай бұрын
Ngeke amyeke vele ebulale iksasa lomfowabo😢
@clonapsbethe1261
@clonapsbethe1261 6 ай бұрын
Inzima lento yalomjitha
@user-tg8rj4mh1p
@user-tg8rj4mh1p 6 ай бұрын
Ngicabanga ukuth into engasiza ka ukuth, kewuzame ukumsiza umnganakho uma ungabanalo usizo ngoba usuyasebenza manje.
@buciemaphosa3954
@buciemaphosa3954 5 ай бұрын
Yazi nizofa nalezi nfihlo 😢
@user-oi4yi4ui1p
@user-oi4yi4ui1p 6 ай бұрын
Yooo wena nguwe owaba lomona bhudi
@ThembiJILA-fw8fe
@ThembiJILA-fw8fe 6 ай бұрын
Mmm Waze wamhlukumeza umzali wakhe unamanga nje wena konke lokhu okushoyo .wabulawa umona nje wena wokuthi Kubo bangcono Waze wayinja tyoooh Uma uzele ngifisa sengathi bangenza nakwezakho iingane unomona hhawuuuuu Waze wakhohlaakaaaalaaa
@gladyschisomo4324
@gladyschisomo4324 6 ай бұрын
These secrets will damage our minds hayiiiii they are beyond us
@PrincessZulu-ip1gw
@PrincessZulu-ip1gw 6 ай бұрын
Kwakubi nje kakhulu futhi kubuhlungu kabi,😢
@SiphokaziTyobeni-bo2nl
@SiphokaziTyobeni-bo2nl 4 ай бұрын
Uzofa uyinja wena yindlela yokubonga Lena 😢
@nondumisondaba9904
@nondumisondaba9904 6 ай бұрын
Mmmmh angazi nokuthi ngithini
@user-py9hv9ve4g
@user-py9hv9ve4g 6 ай бұрын
Ngilunge nginje ngingena mngani😢😢
@BuyisileMncwabe
@BuyisileMncwabe 5 ай бұрын
umona Nkosyam
@lindiwemtshali7980
@lindiwemtshali7980 6 ай бұрын
Komele bathole osfundo abaningi ngendaba yabangane
@user-vj2wp4sv2b
@user-vj2wp4sv2b 6 ай бұрын
Ukuhlupheka kwakini kwakufaka enkingeni ukuziphindiselela akusikho okwethu unembeza uyakudla manje ucele ku Jehova
@magums2321
@magums2321 6 ай бұрын
Kodwa umona isifo esibiabazali nje ngikhala nabo yhoo,umona.God have mercy.
@xolanihlatshwayo3568
@xolanihlatshwayo3568 3 ай бұрын
Ushayisa I ntuana ngo Arosta ufuna ukushawa wena
@user-rq4gn4yz5v
@user-rq4gn4yz5v 4 ай бұрын
Jehova i pain lena 💔 😢
@lindokuhlefisokuhle2689
@lindokuhlefisokuhle2689 6 ай бұрын
Sizwe akanalanga lonke zokunyisa wena sizwe
@fikidube1236
@fikidube1236 4 ай бұрын
Yebo wenza into embi kakhulu kumngani wakho ngoba iwunga iyinto enzima kakhulu, kuyafana nokuthi umbulele umngani wakho. Ngenxa yoxolo olwenzayo sengathi uNkulunkulu angakusiza alulame umngani wakho. Uma umzamela iRehab kungaba kuhle lokho, kodwa uma Rehab kwenzeka ihluleka, umzamele ukuthi athandazelwe. Ningamyisa kubazalwane base Cato-Ridge, eNtukusweni. Uma nihamba ngemoto nibhale kwi navigater Ntukuso. Nibuze eJerusalema ikhaya labangcwele. Nifune uBishop Maphumulo othandazela izingane ezibhema iwunga. Khona eJerusalema badinga umnikelo wokudla njalo ngenyanga ukuze ahlanganyele izindleko zokudla. Ngokuthandazelwa akubizwa mali. Abantwana abaningi basizakele kakhulu, abanye sebengo Pastor bayashumayela basizakele kakhulu. Bayakhiishwa phansi kwamabridge nasemapayipini ngosizo lomzalwane owabizwa wuNkulunkulu uBishop Maphumulo. UNkulunkulu iNkosi uJesu Ogcotshiweyo akuthethelele ngento embi owayenza kumngani wakho.
@lucricia_mokgolo
@lucricia_mokgolo 6 ай бұрын
Iyitori ezivezwa kulohlelo Nkosi yami.😢💔
@NonzuzoNokwandaSibiya
@NonzuzoNokwandaSibiya 6 ай бұрын
Loluhlobo kwabangani luziqedile izingane zabantu
@qinisomkhize6526
@qinisomkhize6526 6 ай бұрын
Abantu baseShowe kanti banjani...i think owesthathu lo engimbona ku Blaqlife😢
@user-vg2sm4gg7y
@user-vg2sm4gg7y 6 ай бұрын
Ukhohlakele
@leratoolifant1988
@leratoolifant1988 5 ай бұрын
Inja
@user-ci5yo3jn9z
@user-ci5yo3jn9z 6 ай бұрын
Ayikho indaba yomngani wonakele wena 2:50 ngentombazane nje 😏
@user-bv1qe4op2x
@user-bv1qe4op2x 6 ай бұрын
Uzifihlelani if usazozisho igama
@user-ii5wq1xd5b
@user-ii5wq1xd5b 6 ай бұрын
Kgane why go tletse maZulu fela? 🤔
@mkhulujustjoezulu1801
@mkhulujustjoezulu1801 5 ай бұрын
Because ke show yama Zulu yako KZN. Le wena yetsa ya hau yama Pedi 😂
@MofokengDidi
@MofokengDidi 4 ай бұрын
😂😂😂😂
@lindokuhlefrederickhlongwa8115
@lindokuhlefrederickhlongwa8115 6 ай бұрын
Awuhlukile kusathane.
@malebomathabi1310
@malebomathabi1310 3 ай бұрын
Some people are so dengeras aiiboo 😳😩💔💔💔
@mvikelonkosinathi7906
@mvikelonkosinathi7906 5 ай бұрын
izosho induku lapha😂
@asekhohanabe3493
@asekhohanabe3493 5 ай бұрын
Uyadingeka ngempela upsrt 2 walana
@NozukoMbhodiya-hi2ni
@NozukoMbhodiya-hi2ni 6 ай бұрын
Hai uphaleme yena uSiswe lona omunye nje ofuna iWunga naye
@user-so6te9mf2f
@user-so6te9mf2f 6 ай бұрын
Kodwa yena wayenomona wokukhula wena wabangusathana uqobo ukhesiwe mfo😮😮😮
Running With Bigger And Bigger Feastables
00:17
MrBeast
Рет қаралды 144 МЛН
Logo Matching Challenge with Alfredo Larin Family! 👍
00:36
BigSchool
Рет қаралды 22 МЛН
Abafwethu badlelana abafazi | IZIGAMEKO ZEMPILO | S2-EP33
9:39
Blaqlife TV+
Рет қаралды 31 М.
Incindezi (Stress) yokuganwa amawele | IZIGAMEKO ZEMPILO | S1-EP68
38:27
SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ubaba wakho i 'X' lover yami | S1 - EP23
14:01
Running With Bigger And Bigger Feastables
00:17
MrBeast
Рет қаралды 144 МЛН