SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngakhulelisa usisi kamawengane yami | S1 - EP 14

  Рет қаралды 88,661

Blaqlife TV

Blaqlife TV

Күн бұрын

We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #podcast #SikhiphaIzimfihlo

Пікірлер: 206
@anvpsg
@anvpsg 8 ай бұрын
Syabonga kwi host for ukugxeka udoti ukuze umuntu abone ukuthi usephutheni kangakanani
@nombusoyaka4965
@nombusoyaka4965 7 ай бұрын
Akukhona okwakhe ukuthi ajaje phela yena uyi host
@Z0thileMadondo
@Z0thileMadondo 5 ай бұрын
Khona nezimfihlo ezingenanqondo
@user-ww4vq3ij3g
@user-ww4vq3ij3g 8 ай бұрын
some truths are better untold🤞
@mnqobievidence5213
@mnqobievidence5213 8 ай бұрын
Lixhoshwa libhekile sizwe sakithi , amanyala bafo uwenzile kodw egcinen iqiniso alivelanga ngomuny umuntu livele ngawe , be strong , hopefully ufundile klesimo okuso
@ThulisiweMadondo
@ThulisiweMadondo 7 ай бұрын
Singabantu besifazane asiyeke ukondla lemikhufakhufa yamadoda engasebenzi
@jabusikhakhane1465
@jabusikhakhane1465 2 ай бұрын
Kodwa ke abantu abafani, akusho ukuthi bonke abantu abangasebenzi, ba useless, ngokwami ukubona uye nje lo owazicabangela yena, wazilahlekisela okukhona ngokungekho, udadewenu pho, waze wawubulala umndeni
@user-ol2xq5fd8v
@user-ol2xq5fd8v 8 ай бұрын
Angiyi boni nje inkinga yaleli host 😂😂😂
@marcusCelokuhle
@marcusCelokuhle 8 ай бұрын
Lezingane zizobulalana ngenxayakho boy so nje awenzangakahle😊
@Cebo283
@Cebo283 8 ай бұрын
Aw Nkosiyam ey izinyoka sizalwa ngisho nazo aybo eish kunzima Nkosiyam 🥹
@user-qf9zh6mh3f
@user-qf9zh6mh3f 8 ай бұрын
Intsangu I Rongo khule😂😂😂😂
@sphiwengcobo3193
@sphiwengcobo3193 8 ай бұрын
Cha U LUNGTER akanankinga inkinga ukuthi kukhona izimo ezizithathela zona isimo Bazokhula Abasakazi ISEYINTSHA I SHOW ABAKHULE ABASASAZI. ITS A NICE CONTENT AND IT IS SO HELPFUL TO THE VICTIM'S 🎉❤❤❤❤❤
@nkosinzama4950
@nkosinzama4950 8 ай бұрын
Sikephi isdingo sokuthi ambuze ngokuthi uyasebenza😏 la ubezokhipha izimfihlo that it.
@mbonisamnkosi2500
@mbonisamnkosi2500 8 ай бұрын
Isukela ekutheni bebasala uma asebendza I night shift
@user-lv3xr5er5s
@user-lv3xr5er5s 8 ай бұрын
Hayini guys..uguy uyadelela...
@richardbongani4621
@richardbongani4621 8 ай бұрын
Hi cc ngiyaluthanda uhlelo lwenu lusifundisa ukuthi uma unemfihlo khuluma ungafeli ngaphakathi❤❤❤❤
@shielasibongilesibeko9109
@shielasibongilesibeko9109 8 ай бұрын
Yazi cc indoda ayiphiwa imali ngoba ledlozi elikuphe lomsebenzi liyathukuthela bese likukhipha kabuhlungu lo guy akade ezitshela ukuthi uyi jackpot yake . Phuma kuye ngoba nezimgane zamantombazana aziphephile maye wena ungna ebusuku yikho elele nodadewenu ocaza ukuthi nengane angyigila uyinja sukakuye olandelayo kukhulu ngoba usejwayele hlakanipha ungaphindi uphe indoda amandla akho khulisa ingane yakho cc lo wakini uzithele ibhadi uzowasiza njalo amadoda afazi aba sebenza ebusuku ngoba ungmadlisa sorry cc qina mbhokodo hlabela phambhili Ukhohlwe yile 🐍
@zanethembapamani6417
@zanethembapamani6417 8 ай бұрын
Very GOOD comment and supportive words, we need words like these.
@user-br6ls6dv2m
@user-br6ls6dv2m 8 ай бұрын
Yoooh waykhuluma inyani mtasekhaya uma usebenza lawomandla uwaphiwe abakini manje wena uzohambe wondla abafana nhawo tholukuth naloyomfana ukuzalisile akahlawulile nakini ukuziqhatha nezidalwa nje
@snakhokonkemthokozisi6548
@snakhokonkemthokozisi6548 8 ай бұрын
kanjalo nentombi ayiphiwa imali
@jabulilephungwayo890
@jabulilephungwayo890 7 ай бұрын
​@snakhokonkemthokozisi6548😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😅
@user-pw2jp1wr2m
@user-pw2jp1wr2m 8 ай бұрын
Ay ngeke izinto ezikhulunywa kulohlelo azikholakali ukuthi ziyiqiniso,kungathi it's acting nje
@zandilemngomezulu281
@zandilemngomezulu281 6 ай бұрын
Akeniyeke ukugxeka ama host bukan ishow nina
@user-rq4gn4yz5v
@user-rq4gn4yz5v 5 ай бұрын
Or abayenze bona le show ngoba ba too perfect bona
@Cmmymtimandze
@Cmmymtimandze 3 ай бұрын
Exactly my point cc
@user-yw2kq5nu8e
@user-yw2kq5nu8e 3 ай бұрын
I love this lady she knows the facts
@happykose8152
@happykose8152 7 ай бұрын
Stufuza should take this show 👌🏻
@sthamthiya3776
@sthamthiya3776 7 ай бұрын
Stufuza is the best ❤
@princessmamthe
@princessmamthe 7 ай бұрын
Utsho kahle
@nkanyisosokhulu5334
@nkanyisosokhulu5334 8 ай бұрын
Host is supposed to be neutral to both parties...not show support to another... But lomfana is not serious, akasebenzi kodwa uneskhathi sonke sokwenza izingane, axabanisa abantu for life ..
@ambrosezwane6218
@ambrosezwane6218 7 ай бұрын
Neutral kuphi umuntu enya
@prettyndlovu9951
@prettyndlovu9951 4 ай бұрын
Waze wanyanyisa we Khulekani,Lungsta you always put yourself into other people's shoes,big up sisi coz lento izobonisa owenze into erong abone how bad this thing is,you are good sisi keep it up.
@sikhanyisiwendlovu4161
@sikhanyisiwendlovu4161 5 ай бұрын
Bro uyinja njaaaaaaaaaaa,zinuke amakhwapha ngakzonda ngikubona kuTV,uyanyanyisa yoooo
@ziyandapikwa9253
@ziyandapikwa9253 23 күн бұрын
Luthando yeka lesgebengu abaphume empilweni yakho abazibonele naleyongane ezayo bakungcolele bobabili futhi banedina
@user-yw2kq5nu8e
@user-yw2kq5nu8e 3 ай бұрын
Tjoooooooo we are embarrassment to the other ppl
@user-vc3ki6jh9o
@user-vc3ki6jh9o 6 ай бұрын
Uyinja bo
@hlengssangweni1160
@hlengssangweni1160 2 ай бұрын
Ubhuti hayı ngoba exolisa ngampela ufuna ukuqhubeka kahle nomamawengane yakhe ezâyo so nje u girl aka qhubeka nempilo
@bongamaphanga1733
@bongamaphanga1733 8 ай бұрын
Wavele wayijajike wena ngoba nakhu u hosta le show. Funda kwabanye kuth benza kanjani. Koz lana ugeje ngempela.
@user-ld8hr9kk9w
@user-ld8hr9kk9w 8 ай бұрын
No matter what I would not associate myself again with someone like this guy and sister
@Mandilakhekunca
@Mandilakhekunca 10 күн бұрын
Wena uzenza inkunzi ubhebha undeni.uyek uyofuna security uwrong ndoda 😢😢
@HappinesssibongileDlamini
@HappinesssibongileDlamini 3 ай бұрын
Ayi kulikhuni xm lamhlabeni fanele ungatsembi muntfu nje lengikubonako nje kutsi ku wrong kuhlala na sisiwakho kani unendvodza noma nje sesihlobo akukafaneli uhlale naso
@busisiwebusie2943
@busisiwebusie2943 8 ай бұрын
Waze wakhona wekhulekani isbindi sakho ngyasesaba😢😢😢
@lihlekhayiyana6171
@lihlekhayiyana6171 8 ай бұрын
This Lungsta is kak mxm
@KhulekaniDube-z3y
@KhulekaniDube-z3y 5 ай бұрын
Wy ungabablock ma ekubhowa
@duduzilemzizi1194
@duduzilemzizi1194 5 ай бұрын
Eyi lenkulumo yakho iyaphoxa
@user-cn5uw5su9f
@user-cn5uw5su9f 5 ай бұрын
Ezinye izimfihlo aziphumeli obaleni it must be untold ufanayo
@zeeelove9259
@zeeelove9259 4 ай бұрын
I been in this situation helping a broke man is one thing ill never ever do again 🤞🏽🤞🏽
@NtokozoGumede-h2s
@NtokozoGumede-h2s 5 ай бұрын
Kanti ezweni kwenzakalani vele,ingabe iwo lamalungelo esasithi siyawafuna na,ngoba phela eza namanyala nje kuphela
@mduduzincwane8578
@mduduzincwane8578 7 ай бұрын
Yaze yangicika nteyenziwa lungsta uyaqhatha uyajaja uphemba impi mphakathi kwababili mxm yangnyanyisa
@user-sf5tw8mm2w
@user-sf5tw8mm2w 4 ай бұрын
Mfana ka Mhlongo awungipha leyo namba ka Thando, mina ngilana Rustenburg, ngoba uyabhayiza
@NellySithole-ng5kv
@NellySithole-ng5kv 3 ай бұрын
Wendoda engasebenzi ufuna intombi yakho iyeke umsebenzi. inske wena umahlslela shame uyajabula. Qhwayilahle
@user-dm7ny2mz6w
@user-dm7ny2mz6w 5 ай бұрын
This guy is not showing remorse😮
@giftgreen3748
@giftgreen3748 8 ай бұрын
The host lady is adding salt to the wound, she is not neutral. The guy was wrong though.
@amb549
@amb549 6 ай бұрын
Injalo ke ukondla indoda engasebenziyo. Kuyalalwana nosister une boyfriend ecaleni abantu abazoyiki izinto nezifo. Hlukana sisi nesisidenge somfana. Ondle abantwana aba bakhe.
@ntandobhungane9167
@ntandobhungane9167 8 ай бұрын
No offence but giving feedback as a supporter.This show is really dealing serious matters therefore does need trained hosts well trained hosts.
@noluvondlebe8513
@noluvondlebe8513 8 ай бұрын
Yhoooo hay unemikhuba lo mfana worse akaphangeli kodwa uya mithisa qha, hay ngekhe.
@vincentmpongoshe8707
@vincentmpongoshe8707 8 ай бұрын
Itsho uphinda Noluvo. Both of them bangcolile
@user-gw8gm8kw6k
@user-gw8gm8kw6k 8 ай бұрын
Lungsta you are failing as a host stop being judgemental
@sphamandladlungele2310
@sphamandladlungele2310 8 ай бұрын
Yabheda lo mama ay ngeke judgment 1way😒😒😒😒😒😒😒😓😓
@sphamandladlungele2310
@sphamandladlungele2310 8 ай бұрын
Yabheda lo mama ay ngeke judgment 1way😒😒😒😒😒😒😒😓😓
@ShanduMpumi-oh3pf
@ShanduMpumi-oh3pf 8 ай бұрын
You can say that again.
@sphiwengcobo3193
@sphiwengcobo3193 8 ай бұрын
I dont think Kuhle kuth siphawule as ababukeli Kodwa sibheke nawo. Ama host asilalele afunde!!
@snakhokonkemthokozisi6548
@snakhokonkemthokozisi6548 8 ай бұрын
ish
@user-vx7dx9di3q
@user-vx7dx9di3q 3 ай бұрын
Ukuphi kandi uStufuza ....
@user-tv6be6mr3c
@user-tv6be6mr3c 3 ай бұрын
Family l don't really think she's judging coz she's also a human being she has to say her views also let's not be hard on her family Lungstar is a gud n maturity also count boma ❤davi
@sikhasikhangele3170
@sikhasikhangele3170 4 ай бұрын
Imagine ngeke
@nhlakaniphoenock1754
@nhlakaniphoenock1754 8 ай бұрын
Losisi uyagxeka yoooh
@duduzilemzizi1194
@duduzilemzizi1194 5 ай бұрын
Amaqiniso ayababa that's why ugxeka.
@user-br6ls6dv2m
@user-br6ls6dv2m 8 ай бұрын
Kodwa nina mantombazane niyoyeka nini ukondla abafana oban vele ubushimane umfana akudle ngaphans nangaphezulu cha niyamangaza nani ninesdina nje😭😭😭😭
@zuzuh5755
@zuzuh5755 8 ай бұрын
True,ilodoti wokuthi ubaba wrngan yam. Lomfana akasebenzi uyondliwa. Ubusuku bonke udla usisi wakhe yena Thando esemsebenzini ujika uyamgxeka. You can see that he doesnt even care he sapele balungisizinto ngoba seyishilolo iimfihlo 😅😅. Thus boy want her back only bcs of her money,uyamondla nje yikho engafuni bahlukane. Uzodlani umfana 😅😅.Girls are disappointing ay. Imagine umithuswa umuntu ongasebenzi alike amothise usisi wakho.
@user-br6ls6dv2m
@user-br6ls6dv2m 8 ай бұрын
Angith ilamantombazane ashimile ancenga ugwayi wabafana nangemali mxm ubaba wengane wokunuka yini umlayile kodwa ngimzwela ubuhlungu😥😥
@JamesMathebula-v5e
@JamesMathebula-v5e 8 ай бұрын
Host must be neutral not a Judge Judy. Aowa change her and we remain with the other vibrant lady...she ia good that one
@ziyandapikwa9253
@ziyandapikwa9253 23 күн бұрын
Lv u Lungsta❤❤
@mduduzimathe6372
@mduduzimathe6372 6 ай бұрын
eish icala livula ingubo lingene.......... kunzima impela weNothando woza lana kimi nkosazane
@ThandoMagidigidi
@ThandoMagidigidi 3 ай бұрын
Ay ayixolwleki😢
@lucymthembu7021
@lucymthembu7021 8 ай бұрын
Kanti kwenzakalani ngalabafana ba this age,he is not even working,hai nfana uyadelela
@lucymthembu7021
@lucymthembu7021 8 ай бұрын
You know I started last week to watch this show,it taught me something about this young boys we were worried about the behavior of late nineties children and 2000,what I see now is we did not know what kind of children are this,but 🤣🤣🤣🤣it's clear they will fade away the next 10 years they won't be here.bayathwala,they even know their date of death🤣🤣🤣🤣who does that!! Inside they are dark,they don't feel guilty about anything,they have something we grew up not knowing,spearing worms , carrying snakes left right and center.yooo.thus show is scary!!
@Zinhlesimelane-gl1gr
@Zinhlesimelane-gl1gr 4 ай бұрын
Keep on hosting ned so wena lungsta don condone rubbish sthandwa❤❤❤
@ndumiso6495
@ndumiso6495 6 ай бұрын
Hhai bo bhuti soze yalunga leh uxolo nje ukuthi uThando akushiye usale nalo Zinhle wakho
@ZukoChafuza-sl3cs
@ZukoChafuza-sl3cs 8 ай бұрын
Mna bendofanayo leyomfihloooooo😂😂
@ZethuNgwane
@ZethuNgwane 5 ай бұрын
Iqinis kuvele kuthiw ijajimenti
@enhlezindela5571
@enhlezindela5571 6 ай бұрын
Qhubekanike nondle amadoda zishimane zamantombazane
@XolaniNgobese-ks5ki
@XolaniNgobese-ks5ki 22 күн бұрын
Wena skhotheni uqhatha ingane zandawonye mxm
@RetailEngage
@RetailEngage 8 ай бұрын
Cha wena cc nje wenza ukuthi izinto zibe worse... Kazi uyistep mother sabani.....black life TV cela niyeke lomunye UCC aHost lomunye ayoba unurse
@raidraidriskmanagement8577
@raidraidriskmanagement8577 8 ай бұрын
Le host ayilungisi kodwa iyagxeka
@user-tl9to3vj5r
@user-tl9to3vj5r 4 ай бұрын
Kodwa mfowethu ukwenzani okunje
@xichavoveronicatheka7047
@xichavoveronicatheka7047 4 ай бұрын
Already he came because he feels bad, I don’t think he wants to be beaten down more Lungsta
@plsihlangu3818
@plsihlangu3818 2 ай бұрын
DJ Zinhle
@thandohlatshwayo1218
@thandohlatshwayo1218 7 ай бұрын
Wenzekahle wena cc,yekela inja uqhubeke nempilo.
@user-pg7xq8dp6h
@user-pg7xq8dp6h 8 ай бұрын
Wenzani lomfana eqhatha ingane zomfazi
@SonnyboyMahlangu-sh3nm
@SonnyboyMahlangu-sh3nm 8 ай бұрын
Doti lomfana
@SenzoDube-io8fk
@SenzoDube-io8fk 4 ай бұрын
Sengyabona manje ukuth y evryone ethanda uStufuza kuleshow its because she is not judgemental
@user-vh5ns8gb7r
@user-vh5ns8gb7r 8 ай бұрын
Qiniso nkabi yami awubanga nalo....nawe sicy waba wrong kushiya ndoda yakho ndlini nodadewenu wawubaqhatha nje str8.
@phikelansele5651
@phikelansele5651 8 ай бұрын
eish iSoka lamanyala lahlakaza umndeni phakathi, linjalo alisebenzi...ds guy ngeke ashintshe uzobona enye intombi kubo kaThando aphinde enze okufanayo
@Zinhlesimelane-gl1gr
@Zinhlesimelane-gl1gr 4 ай бұрын
Aniyekeni uLungsta into mayiWrong iwrong,kumel' ashayizandla kanti??
@user-sh4nn2ce6d
@user-sh4nn2ce6d 8 ай бұрын
Isilhohlakali ilesi esakini ubehalela usoka lakhe ubhuti wami wake wahlangana naleyonto kuvakashe ucc kamakoti elokhu ezisondeza ubhuti wabhula ubhontshisi efuna ukumufaka esilingweni esinjengalesi usathane omkhulu ilowakwenu
@user-gt2ov2bl6v
@user-gt2ov2bl6v 8 ай бұрын
Wawuqhatha umndeni mfana vele ubalobole bobabili mfana ulungise izinto kunzima ngoba awusebenzi kwawena uzoba lobola ngani kona
@Thulas_2.0
@Thulas_2.0 7 ай бұрын
Akusilo nje iphutha leli alenzile lomfana, futhi nje indoda ethi mineynkinga igijimele ko TV nje udoti womfana lowo
@SteveLanga-m4i
@SteveLanga-m4i 4 ай бұрын
Ngithi mangikushela uthi unephakade linidla nobabili no sisi wakho manje 😂😂😂
@DoctorDoc-gj6hl
@DoctorDoc-gj6hl 3 ай бұрын
Good morning since this guy his not working can I assist him to get a job in one of my companies
@justicendlovu4723
@justicendlovu4723 6 ай бұрын
Bakwethu umlamwami kavakashe yebo,hay ukugadela usisi ingane kakhulu osebenza amashift,nabo omkethu bayasifaka emanyaleni uma sungenile kube inyala lakho wedwa yena sengcwele kube kuqale yena.
@nangamsondzindzwachannel3048
@nangamsondzindzwachannel3048 8 ай бұрын
Ay Lungsta ngekw sisi
@sphumuzilemoyo7050
@sphumuzilemoyo7050 8 ай бұрын
Kanti lamashow ngawamampela yini????
@malebtop9720
@malebtop9720 7 ай бұрын
@sphumuzilemoyo7050 asking the same thing haaaibooo
@mncedisinkomo7555
@mncedisinkomo7555 4 ай бұрын
Bathathe bonke Khule
@user-br6ls6dv2m
@user-br6ls6dv2m 8 ай бұрын
Yooh kwaze kwanzima
@user-vr8nd4iv4i
@user-vr8nd4iv4i 8 ай бұрын
Inkinga iyodwa ubuya emsebenzini athi ukhathele. Ubani okwazi ukuncenga umtu okhathele ngocansi
@siphelelefanelesibongemkhi8112
@siphelelefanelesibongemkhi8112 8 ай бұрын
I think the host shouldn't judge 😢
@sazishabz7869
@sazishabz7869 7 ай бұрын
Lohlelo lune discrimination against men, uma kungamadoda bayalwa uma kungamahlazo esifazane baya understander. Umbhedo nje sesizolalela nje ngoba umgosi umnandi
@ntombienhlemahlaba8368
@ntombienhlemahlaba8368 5 ай бұрын
Makaqeda,uyagijima yena futhi,uzokhefuza izindaba,uyahliphiza,angeke alungelwa lutho empilweni,akananqondo, failure nje yomhliphizi!!!
@zandiledube9235
@zandiledube9235 4 ай бұрын
Mfana ubhedile uyondliwa kodwa manje ubonga nge pleti lamasimba hamba oyofuna amatoho ulungise impilo yakho.Lungsta ankenzanga lutho miss judgemental umbukeli akabe umbukele nje angazenzi ncono là
@MzokhonaNene-gw3nt
@MzokhonaNene-gw3nt 5 ай бұрын
Vele kodwa phela uBhebhe lo ubhebhela nasetsheni😂😂
@LizwiNgubo-xh1cz
@LizwiNgubo-xh1cz 8 ай бұрын
Ninga blame umfana yedwa ngoba babevumelene ngento yabo so akungabi engathi iphutha lenziwe indoda nowesfazane manje wena sisi uthi lento ayenzile ncono uthi abayenzile bobabili🤞
@eunicemartha2034
@eunicemartha2034 3 ай бұрын
Lungstar is failing to present ths Show STUFUZA she's d best host
@ezwenibhebhe5766
@ezwenibhebhe5766 8 ай бұрын
Bhebhe kodwa nawe
@ntombyshortbasemasangomaka7684
@ntombyshortbasemasangomaka7684 7 ай бұрын
Cha Lungastar uyajajana luyakuhlula loluhlelo akufanele ukhulume kanje mele wehlise isimo, ai lento oyenzayo
@ezwenibhebhe5766
@ezwenibhebhe5766 8 ай бұрын
Uxabanisa ingane zomuntu Bhebhe
@ambrosezwane6218
@ambrosezwane6218 7 ай бұрын
Lol sis ukhuluma iqiniso, why nigxeka, lomfani islima senja esingafuni ukuyosebenza.
@user-rq4gn4yz5v
@user-rq4gn4yz5v 5 ай бұрын
Waze wakhohlakala mfanandini😢
@LizwiNgubo-xh1cz
@LizwiNgubo-xh1cz 8 ай бұрын
Wazi kanjani ukuthi ingane eyakho makweye ndoda yakhe uyahlanya wena mfana bathathe bobabili ubenze abafazi bakho finish
@hlobsilenxumalo926
@hlobsilenxumalo926 8 ай бұрын
This guy is crazy...
@KhulekaniDube-z3y
@KhulekaniDube-z3y 5 ай бұрын
Lina elithi lifuna ustufuza lidakiwe
@nompumelelokhuzwayo8863
@nompumelelokhuzwayo8863 4 ай бұрын
What language is this
@fundiswambanjwa414
@fundiswambanjwa414 4 ай бұрын
😂😂😂🤣Bengsazobuza
@sibonelo_dacu88
@sibonelo_dacu88 4 ай бұрын
​@@nompumelelokhuzwayo8863😂😂😂😂😂😂😂😂
@ForgiveNcube
@ForgiveNcube 6 ай бұрын
Muhle umsebenzi wakho sisi udoti awuwusapoti
@user-on5cu5hk5k
@user-on5cu5hk5k 8 ай бұрын
Unothando angeke ayithande leyongani 😢 ngizwela ingane
@simangangomane5440
@simangangomane5440 6 ай бұрын
😢😢
@nangamsondzindzwachannel3048
@nangamsondzindzwachannel3048 8 ай бұрын
awu Bhebhe
Je peux le faire
00:13
Daniil le Russe
Рет қаралды 13 МЛН
Bike vs Super Bike Fast Challenge
00:30
Russo
Рет қаралды 23 МЛН
Cute kitty gadgets 💛
00:24
TheSoul Music Family
Рет қаралды 22 МЛН
WHY MINA??  EPISODE 15// AKATHANDI LUTHO OKHOKHE INHLAWULO ENGENACALA
50:11
Je peux le faire
00:13
Daniil le Russe
Рет қаралды 13 МЛН