SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngaphusha intombi ngewindi ebhilidini yashona ngathi uzibulele | S1 - EP94

  Рет қаралды 85,726

Blaqlife TV

Blaqlife TV

3 ай бұрын

Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo

Пікірлер: 360
@user-iu7ob1jw2h
@user-iu7ob1jw2h 3 ай бұрын
Hai ngeke ngyakhala ngoba vele thina madoda siyabaxhaphaza abantu besimame. Umuntu ma umthanda kakhulu esekujolela uyamyeka ngobumthanda. Lokhu ukubulala straight and ziphelile izingane zamantombazana zibulawa abantu ezibathembayo. Uma wayexabana nodadewabo lalingeke libekhona iphutha lokumphusha ngewindi. Ngeshwa mina umoya wami uyamyphikisa, ngoba kwangena icall wangaybambi wamuphoqa ukuthi ayibambe as if he owns her. Wasuka waya ngasewindini, yena wafuna ukwazi ukuty ukhuluma nobani wezwa then wamugweba inrambo futy wangabanandaba. Akalethwa unembeza ulethwa umufi ngobavele ma ubulala umuntu awukutholi ukuphumula. If kwabayiphutha ebengeke emupokele umufi. Engikuthandayo udadewabo kamufi usaba unkulunkulu ngoba uxolo olukasmakade. Uma ety ukumubophisa nokungamuxoleli angeke kuvuse udadewabo uqinisile. Kuyazwela kimi ngendlela ezixhashazwa ngayo izingane za.antombazane, eyi kunzima kwaze kwabuhlungu. Thina abaningi bethu sineshwa ngoba zibulawa abathakathi and bayaqhubeka banizonde abaxolisi, ngyamncamela lona ozoxolisa ngoba akasiye umthakathi kodwa uhu.xhaphazi ngoba kuyehlela emantombazaneni. Alikho iphutha lokukhipha umuntu ngewindi. Nami ngake ngaphushwa ngewindi ngenhloso yokubulawa ngingaboni ngemuva. Kodwa ngoba ngamubamba ngamugudluzela eceleni kanti ngizoshaya iwindi ngendololwane ngijika ngabona sekulenga inyama yengalo yami etenth floor ngabona ukuty ebengibulala ngenhloso. Ngafika esbhedlela wathi udokotela you are lucky any way kuhle ukuzisola noma kungebuyisi mufi ngoba yena wamubulala ngenhloso ndoda angeke lapha emhlabeni uphushe umu tu ngewindi ngephutha. Ngoba uyayibona i gozi okungenani ungamsusa ngasewindini ikakhulukazi ebhilidini kwi floor ephezulu
@hloniphanindlela4800
@hloniphanindlela4800 3 ай бұрын
Kufetshelwani vele..ukubhanqa madoda manyala lawo udoti..yebo asihambisani nokubulalana kodwa hey bufebe buyazidala izinkinga.
@phindymadonsela4669
@phindymadonsela4669 2 ай бұрын
Ngeke ayeke ukukupokela Uma ungakhulumi iqi NiSO WAWUTHUKUTHELE WAMPHUSHA PERIOD
@WinekaSotshangane
@WinekaSotshangane 3 ай бұрын
Mxoleleni nkosiyam ubhuti eish ndayithanda indlela othethengo cc uxolo lubalulekile❤
@phumlanishelembe5360
@phumlanishelembe5360 3 ай бұрын
Ba4 khuluma iqiniso wena wayiphusha ngentloso ingani yabantu coz yayikujolela
@user-jc9zi3yt1x
@user-jc9zi3yt1x 3 ай бұрын
Awuuu Nkosi yami😢😢 syabonga bhuti ngesibindi sakho😢
@DeeM780
@DeeM780 3 ай бұрын
I don't believe she was accidentally pushed. Windows in buildings should be built such that it can't be that easy for one to slip and fall over as easy as that. Can confessions be complete honest. This guy should have explained how the windows are physically built for the lady to be just pushed over and fall like that with out being lifted up and out of the building. May her soul rest in peace.
@TholakeleBhengu-bd8dq
@TholakeleBhengu-bd8dq 3 ай бұрын
Iqiniso lelo nam angizwa kahle kanti amawindi anjan lawo
@user-ul8ri1vu6i
@user-ul8ri1vu6i 3 ай бұрын
Siyabanjwa la😢
@basimonica1564
@basimonica1564 Күн бұрын
💯‼️
@sontogumede989
@sontogumede989 3 ай бұрын
Nansi into engenza ngingawathandi amanga, mina nje into ngiyikhuluma lifresh inzima injalo
@londikaMatshana7409
@londikaMatshana7409 4 күн бұрын
Wena uwumbulali!!Angisbhayi nje lesi sokuthi kwakuyiphutha....wena wawudiniwe....wamphusha washona!!
@Busie85
@Busie85 2 ай бұрын
Yey wena wayibulala ingane yabantu wena
@Phindilemaphumulo-rf8kq
@Phindilemaphumulo-rf8kq 2 күн бұрын
Waze wathetha mfaz😅
@claudiamakhathini7515
@claudiamakhathini7515 3 ай бұрын
Hmm kodwa ngoCC waze wanoxolo bandla,wakhuluma kahle ❤
@user-yw7yi8sn2m
@user-yw7yi8sn2m 3 ай бұрын
Unamanga vele lo wamphusha ngenhloso
@NelyKhumalo
@NelyKhumalo 3 ай бұрын
Vele nje ukuthi phela angeke asazkhulumela yena and nanokuthi wayemjolela myb into engekho nje kwazban
@AkhonaEmihle-dx1jy
@AkhonaEmihle-dx1jy 3 ай бұрын
Ave u presenter kahle cc awujajani nhlobo ngoba phela umuntu vele usuke unembeza usumshayile asikho isidingo sokuthi nimjaje siyabonga cc good work ❤
@MohaleNkoseabo-un7nd
@MohaleNkoseabo-un7nd 3 ай бұрын
Awuuu Nkosi yam 😢 syabonga bhuti nge sbindi Sakho good luck
@nonkululekomkhize443
@nonkululekomkhize443 3 ай бұрын
Ubengeke akuphokele ungambulalanga
@user-im2hq9hd6f
@user-im2hq9hd6f 3 ай бұрын
That's true
@user-hy3qd5ku4o
@user-hy3qd5ku4o 3 ай бұрын
Igazi lomuntu liyakhuluma,
@nompumeleloXhoko
@nompumeleloXhoko 3 ай бұрын
Uzumphushe nje wawumlobole yini nikthathaphi ukwenza ingane zabantu abafazi ningaziwa ngisho emakhaya azo
@bhekibhengu337
@bhekibhengu337 3 ай бұрын
Zona zivukelani 5050 lento
@hloniphasibabalwengubo2405
@hloniphasibabalwengubo2405 3 ай бұрын
So ukuba ubemlobole bekuzoba right . Oh nisekude ukuqonda.
@bhekibhengu337
@bhekibhengu337 3 ай бұрын
@@hloniphasibabalwengubo2405 ukuqonda ubufebe obudale yonke lento
@hloniphasibabalwengubo2405
@hloniphasibabalwengubo2405 3 ай бұрын
@@bhekibhengu337 ukuqonda means understanding/ ukubona izinto ngaphaya kwesiqu sakho. Ukukwenzi indoda ukuthatha into oyifuna ngenkani konamdlala ngaphezulu kwakhe. U weak usisiyoyo ukuba xa uphoxiwe, udelelekile , ungafunwa , izinto zingahambe ngendlela ofuna ngayo kufuneke ukuze uzive ngcono kufuneka usebenzise umzimba namandla wakho ukuphakamisela isandla onamandla ngaphezulu kwakhe. Kukuzama uku phatha umnye umntu kuba wohlulwa kukuziphatha. Xa udibene nesifebe ,suka wena esifebene ubone kuzokwenzakalani ebomi bakho. Suzama ukuzinyanzela. Ukuthuka noku betha akufundisi , akulawuli, ukukhulisi ,akutshintshi nto. Uwukwazi ukuzixabisa uphume emanyaleni, ngcono kufe umntu. Ukuqonda ke kukwazi ukubona ukuba oku kugcinga nokwenza okunje sikuncance ebeleni sakhuliswa ngako, sibancinci sibethwa ngabakhulu besithi bayasakha ngoku sibakhulu sibetha abancinane kunathi sisithi siyabakha . Besingekhe sivuke sonke kodwa oleleyo ufihle intloko esantini. Njegoko uninzi lungekabikho ready uku jongana nomonakalo owenziwe ngabantu abathe bayasithanda abazali andikho ready ukuhlola izenzo zenu kwenithi niyabathanda. QWABA. Andazi kuyini ukuqonda ngesiZulu.
@zamokuhlekhumalo9075
@zamokuhlekhumalo9075 3 ай бұрын
The entitlement they have ngengane zabantu abangazikhiphele niks nxx🚮🚮 akaboshweee
@londikaMatshana7409
@londikaMatshana7409 4 күн бұрын
Lona nje waybulala lengane futhhi uza lana ngoba nakhu engasakwazi ukfunda esgele noklala!! Sies!For sure uyaybona lentombazane ngisho emini kabha!!
@clonapsbethe1261
@clonapsbethe1261 3 ай бұрын
Ufanele ukujeza bafo ne lecture nobabili ngoba yona ijole nomfundi kanti wena ungumbulali
@BeautySibanda-dx5pr
@BeautySibanda-dx5pr 3 ай бұрын
Singehluleli ngoba lathi sisazohlulelwa and asikho isono esindlula esinye
@LukeRev480
@LukeRev480 3 ай бұрын
Abanye abantu abehluleli la, bamxelela inyani. NoThixo before akuxolele ufuna ukwenza sure uba isono sakho uyasiqonda ukuze ungasiphindi. Ukuze usiqonde kufanele uxelelwe 9/9 futhi ungacengwa. Sonke kufanelwe sixelwe xa sikhohlakele or sigezela abanye abantu Holding him accountable is not judging him. Nawe moni kufanele wazi uba wephule iintliziyo zabantu not I family kuphela umphakathi wonke, kufanele uqonde uba bazoba nomsindo ngoba wephule umthetho. Ukuthi nabo banezono, imini yabo iyeza sisathetha ngawe ngoku!
@balungilenkosi7806
@balungilenkosi7806 3 ай бұрын
Wena ufuna ijele qha kwase kungumfazi wakhoni kanti uma ezijolela ungenaphi wena😢😢😢😢😢akubophe sathane nx
@SibonisoTrevor
@SibonisoTrevor 3 ай бұрын
Yoh vele nje uyozibophisa bro Le inzima abazali bathumele ingane eskoleni wena uyabulala
@user-pc2mp4ny9d
@user-pc2mp4ny9d 3 ай бұрын
Godly metireal ❤It cc wami moya wakho . Ngifisa Kubona bazali bakho unokuthula nalapho kungekho khona ukuthula .
@marcusndinga9038
@marcusndinga9038 3 ай бұрын
Hamba wena yozibophisa crime of passion
@siphiwesibeko1287
@siphiwesibeko1287 3 ай бұрын
This was crime of passion.The fact that her spirit is haunting him, it means he did killed her.
@motsekitsese189
@motsekitsese189 3 ай бұрын
How come AKA was not haunted?
@ListerMatanda-vw1fz
@ListerMatanda-vw1fz 3 ай бұрын
Yebo umuntu ngambulalanga ungglupha njani umbulele
@VuyokaziNyiki-dt8jk
@VuyokaziNyiki-dt8jk 3 ай бұрын
Nangk wambiulala asoze ampokele Kanti yayiliphutha iyaxoka lendoda
@phindilewendy2134
@phindilewendy2134 6 күн бұрын
yebo ukumphusha kwakhe nje ikona ukumbulala loko cz akazphushanga njengoba aqamba amanga ngaloko yena
@maggiehlongwane44
@maggiehlongwane44 3 ай бұрын
Waze wavuthwa uCc efonini
@user-pr6qn3nq5z
@user-pr6qn3nq5z 3 ай бұрын
Yazinje uvuthwelokhukwangempela
@user-mz3xk2fo6t
@user-mz3xk2fo6t 3 ай бұрын
Fundan ukulalela izifundiso zika Menzi Cebekhulu kuy Transformation life pls
@nkosinathisandra9138
@nkosinathisandra9138 3 ай бұрын
Uyazazi izinto zokulalelwa
@ListerMatanda-vw1fz
@ListerMatanda-vw1fz 3 ай бұрын
Igazi lomuntu alichitwa liyakhuluma akuyona inyamazana umuntu lo
@nomaSokalisa
@nomaSokalisa 3 ай бұрын
Uyamlaya amu haunt ibuhlungu into ayenza
@SibusisoNyembe-gb6rp
@SibusisoNyembe-gb6rp 3 ай бұрын
fanele uyozinikela emaphoyiseni bakubophe which means kwakuyinhloso ngoba wakwazi ukufihla sonke leskhathi
@minenhlembatha7098
@minenhlembatha7098 3 ай бұрын
This is why kuthiwa ungathathi isqumo usacasukile, khuluma iqiniso bhuti ukuthi wamqukula wamkhipha ngewindi, ngeke umuntu ayophuma ngewindi ephushekile nje kancane kanti iwindi lingakanani futhi liqala kuphi
@TholakeleBhengu-bd8dq
@TholakeleBhengu-bd8dq 3 ай бұрын
Exactly my point
@Mamesh92
@Mamesh92 3 ай бұрын
ngqo ay way'beka
@SibusisoNkosi-yo5om
@SibusisoNkosi-yo5om 3 ай бұрын
Kwamina lokho kwefasitela iyangimangaza. Kamina kuzwakala sengathi wamqukula ngenxa yokuthukuthela. Akakhulume iqiniso kwaba yinhloso kwaphela nje
@user-zc4zp7gi2x
@user-zc4zp7gi2x 3 ай бұрын
Yonke leyonto ifuna ukbhekisiswa ngoba ukube akapoki ngabe uthule du
@NomfaneloPuye
@NomfaneloPuye 3 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu bantu 😢😢
@storchcebek1702
@storchcebek1702 3 ай бұрын
… kusazomshubela lomjita
@beltarngwenya
@beltarngwenya 3 ай бұрын
yha ner kwanzima ingani zisfaka kolunye utaku really ,as umzali kusinda kuyehlela !!😢
@carolinekhomo
@carolinekhomo 3 ай бұрын
Akakhulume iqiniso lomfana ngoba uma esaqhubeka aqambe amanga usazoqhubeka akuhluphe umtwana ongasekho. Uyingozi wena kubantu besfazane
@nomaSokalisa
@nomaSokalisa 3 ай бұрын
Shuth unama anger issues akaboshwe ngoba uzowaqeda amantombazan
@user-dx5iz2cm9v
@user-dx5iz2cm9v 3 ай бұрын
Nomoya omuhle losis
@user-rk5ys2rx6u
@user-rk5ys2rx6u 3 ай бұрын
I gazi lomuntu liyakhuluma nawe bungek u confess kub akakuhluphi
@siphesihlengubane5987
@siphesihlengubane5987 3 ай бұрын
ismilo asikhokosisi nokobhuti inhliziyo zimbi.hlukana nomuntu kunoma ubulale
@KhuseloSetman
@KhuseloSetman 3 ай бұрын
Igazi lomuntu liyakhuluma bafo impeleni uyiziswe ubuhlungu kakhulu I family ka sisi better if ubuvele wamyeka kunoba uthathe umphefumlo wenyi ngani 😢😢
@thembimasilela1867
@thembimasilela1867 3 ай бұрын
Axactly
@Manelimbongwa
@Manelimbongwa 3 ай бұрын
Kodwa it was mistake
@ThandolwenkosiDonga
@ThandolwenkosiDonga 3 ай бұрын
I feel sorry for the family of the gal. May they heal and find peace in Jesus name🙏. Sorry to the boy also if really it was a mistake. 💔
@wandamtshali8371
@wandamtshali8371 3 ай бұрын
Uthi wamphusha kodwa futhi uyaziphisa uthi wakwenza ngephutha, but la uzokhuluma iqiniso kodwa futhi uxuba indaba ngathi ukukahambi kahle la.
@user-sq4me5vc1q
@user-sq4me5vc1q 3 ай бұрын
Fanele uboshwe wena umbulali uyakulungisa akabuye kakhulu locc
@FikileMsimango-bg1ls
@FikileMsimango-bg1ls 3 ай бұрын
Sekmele kube namaphoyisa manje kulendaba...umuntu Uma eqeda ukukhuluma iqiniso ahambe eyojeza😢😢😢
@malebtop9720
@malebtop9720 3 ай бұрын
@FikileMsimango-bg1ls njeee mele baboshwe bonke
@patiencebeke
@patiencebeke 3 ай бұрын
Aphinde ababonise nalefastela ekhipha umuntu kalula kanje
@balungilenkosi7806
@balungilenkosi7806 3 ай бұрын
True 👍 ✔️ 👍 ✔️ abajeze ngempela
@FikileMsimango-bg1ls
@FikileMsimango-bg1ls 3 ай бұрын
@@sjavakhamuver7706 it's true...kodwa ngathi senza kakhulu manje
@user-ul8ri1vu6i
@user-ul8ri1vu6i 3 ай бұрын
Ngasho njalo Nami ngathy amaphoyisa awabeseduzane makukuthy iqiniso lento coz igila mkhuba ezingozi lezi
@BongephiweMkhwanazi-tw3xz
@BongephiweMkhwanazi-tw3xz 3 ай бұрын
Angikuzwa uma uthi waphusheka thani wamphusha ngoba wawuthukuthele
@user-lx4zw4fu8p
@user-lx4zw4fu8p 3 ай бұрын
Ungcolile lomfana ubengeke asho ukube akamfikeli ephusheni wayengaze ayibulale ingane yomfazi ngenxa yesikhwele
@siyabongamoyo9953
@siyabongamoyo9953 3 ай бұрын
Wambulala ngenhloso yikho akupokela
@user-tf7bv1gf3u
@user-tf7bv1gf3u 3 ай бұрын
Kodwa bengeke akupokele mekwaba yiphutha bhuti usazobuya uzokhuluma iqiniso wena ngoba leli lamanje it not make sure 😮
@VatiswaNdzo
@VatiswaNdzo 3 ай бұрын
Ufuna athethe inyani yoba akaziphumelanga kulafestile coz abazali banesixhiba ngaye ngokuzibulala cingisisa nawe
@siyabongalukhuleni7230
@siyabongalukhuleni7230 3 ай бұрын
Impela ubengeke umqukulile wamkhiph yena nge window💔😭
@user-wi3qz8vw5i
@user-wi3qz8vw5i 16 күн бұрын
Ubhuti kuzomele ayohlawula ageze umuzi akhokhe izinkomo ukuze mhlambe umndeni uthi ukududuzeka
@user-om7gs8hg2o
@user-om7gs8hg2o Күн бұрын
The truth will set you free brother
@Mygabikhumalo
@Mygabikhumalo 2 ай бұрын
Let’s not judge, kodwa Lungsta knows how to handle situations 😍
@Thoko675
@Thoko675 2 ай бұрын
Hlala naye. Mthande namanje. Umuntu wakho. Hlala naye brother
@user-cn2vx2sv6o
@user-cn2vx2sv6o 3 ай бұрын
Lecturer not lecture ❤
@nomthandazowhite97
@nomthandazowhite97 3 ай бұрын
Kwanzima.And the 2 of them babiza umuntu nge - lecture.
@hlengiwemakhathini1669
@hlengiwemakhathini1669 3 ай бұрын
Sekwaba ulimi olusha esingazi lwaqalwa ubani kwenzenjani...umshana wami uthi waqale wadideka egika eNyuvesi eluzwa wagcina ezizwa ngathi uyabheda Uma ethi lecturer naye wangena emshungwini wombhedo for acceptance😂😂😂😂😂
@londikaMatshana7409
@londikaMatshana7409 4 күн бұрын
Akaboshwe lo.
@NonhlanhlaCatala
@NonhlanhlaCatala 3 ай бұрын
Ayi bandla ubulale umuntu jiki jiki ucela uxolo into enzima kanje ayi kunzima emhlabeni 💔💔😭😭
@busidhlongolo1382
@busidhlongolo1382 3 ай бұрын
Ngathi angakuyeki locc akuvakashele strong💔, ubuthongo ungabazi nhlobo ubushimane obani vele😢
@SOTHONDOSE637
@SOTHONDOSE637 2 ай бұрын
Ngiyabonga cc indlela okhulumangayo iyakhomba kuthi usuka ekhaya ngikufisela okuhle
@saunomotif7366
@saunomotif7366 3 ай бұрын
I love this show. It's truly a blessing. It teaches how liberating confessing can be.
@BabaDlamini71
@BabaDlamini71 3 ай бұрын
Kune member ekhe yati siyacela singabalaleli kubeko amapoyisa noba nine number lapo izongena direct kwipoysa thizene konalapo coz ezinye izimfihlo zidinga abomteto ze zisombululeke
@user-gq2ge3or7w
@user-gq2ge3or7w 3 ай бұрын
Weeeeee Lungisani usithathaphi isibindi sokubulala umntanabantu. Avee ukhohlakele bafoo hayikhona Mani. Igazi lakhe liyakhuluma. Yes you have to account finish and Clara.
@SanelisiweDube-lp4ns
@SanelisiweDube-lp4ns 3 ай бұрын
mina angikwahluleli kodwa if wambulala ngenhloso usazokuhlupha till uze ubuyele uyobatshela iqiniso abazali bakhe..
@buyibuyi6706
@buyibuyi6706 3 ай бұрын
Aklona iphutha wamphusha ngoba wawcasukile hhayi iphutha wambulala kahle hle ngathi khona owawusumkhiphe le khona
@mafikamsomi
@mafikamsomi 3 ай бұрын
Zinikele emaphoyiseni nje uyoboshwa ndoda 😂😂😂😂😂😂
@BabaDlamini71
@BabaDlamini71 3 ай бұрын
Asetembe ngeke asinde lodoti
@XolaniXolani3
@XolaniXolani3 3 ай бұрын
Udakiwe wenu ngakwenza yin lokho
@LukeRev480
@LukeRev480 3 ай бұрын
​@@XolaniXolani3Bakhona abakwenzayo
@Mpendulo100
@Mpendulo100 3 ай бұрын
Kulolu hlelo kusazoboshwa abantu lana!
@mannasitshaka-t7n
@mannasitshaka-t7n 22 күн бұрын
Uyabona kodwa 🤣🤣🤣🤣🤣🤣haibo ijele eliqhuma la
@SiphoXaba-vb3vf
@SiphoXaba-vb3vf 2 ай бұрын
Mhhhhh uyaycabang izinto zesintu esizenza masizofihla umunt oybulele🙆‍♂️
@mandlajeffrey6241
@mandlajeffrey6241 3 ай бұрын
Kubanjalo iyeza Liya sebenza, kuphuma ama qiniso, wawungamthandi ungasbulala kanjani isthadwa sakho
@gugulethuzulu8295
@gugulethuzulu8295 3 ай бұрын
Makuyiphutha ukuhlupha kanjan ... Wamphusha ngenhloso njr
@dududoreen51
@dududoreen51 3 ай бұрын
Uma uthi wawumthanda kakhulu kshuthi uWeNA owambulala ngoba waba nomona,
@gogiphum915
@gogiphum915 3 ай бұрын
Unamanga umpushile deliberately omunye omtwana bcos of anger
@LungaMazibuko-nn1uy
@LungaMazibuko-nn1uy 3 ай бұрын
Yaaaahh izimo ezikanje ziyenzeka kephake sibonge kuwe Lungani ukuba ugcine usushilo ukuthi kwenzakalani and okushoyo kuyiko ngikuzwa ngikulalele ukuthi ubukade ufisa ukusho mayelana nalesimo esenzeka. Cha engathi ungaxolelwa kulelyakhaya nikhulume niqede ebese uhlawule ngenizovumelana ngako amandla phakwakho mfwt 🤝
@ThamiNcube-lp9sf
@ThamiNcube-lp9sf 3 ай бұрын
Ikhohlakele lensizwa hayiiboo
@user-tl1ku2oi1e
@user-tl1ku2oi1e 3 ай бұрын
Umphushile nje wena yeka amanga uthi ngephutha
@user-rq5jx3dw6j
@user-rq5jx3dw6j 3 ай бұрын
Wothi ungaconfessor uvele uconde ngco emaphoyiseni uyojeza wemfana
@user-ul8ri1vu6i
@user-ul8ri1vu6i 3 ай бұрын
Kwakumathandana wokwenzani wona lo😂
@user-bq1ez3dq5p
@user-bq1ez3dq5p 2 ай бұрын
Vele ngoba ubhut ubulele nizembeka icala Aww kodwa thina bantu besfazane asaneliseki yoooo jesus
@user-jf9vm6gi9n
@user-jf9vm6gi9n 3 ай бұрын
Inkinga ekhona kuloluhlelo ababuyi ukuzosho ukuthi kqenzakaleni ngaloqomndeni futhi sekukaningi ngizwa izinto ezinjena kuloluhlelo kodwa angikaze ngizwe kuthiwa khona oboshiwe noma ojezile ngesenzo sakhe lokhu ngihlale ngizwa ungiyaxolisa kuphela nje ay madoda ngeke kanti makukhoshwa imfihlo kusuke kuthiwe aqusenacala yin uzophinda aphushe omunye ngoba vele uyazi uzoxolisa
@KhethiweDlamini-cq3jf
@KhethiweDlamini-cq3jf 3 ай бұрын
Shuthi awululandeli lolihlelo ngokwanele... Sunday nj kde kuno live besho kut sekuzoqala o part 2 ukut indaba yahamba yagcinaphi... Bayalandelela okwakho nj ukut uhlale uzinze nje phezu kwezinza uzozwa ukut yagcinap lendaba Danko #blaqlife #wayawaya
@SbahleNtuli-kl7zu
@SbahleNtuli-kl7zu 3 ай бұрын
Kanti kwase kuwummfazi wakho yin mbulali ndini😮
@akatony8434
@akatony8434 3 ай бұрын
Sukhuluma ngoba esekupokela if not ubuzothula sgebengu
@dududoreen51
@dududoreen51 3 ай бұрын
Igazi lomuntu liyakhuluma weBhutooo
@nosiphomazibuko590
@nosiphomazibuko590 3 ай бұрын
Ngaze ngamzwela lo Sis, she's such goodhearted person kodwa I'm suspecting this guy usenamanga
@priscillancube5773
@priscillancube5773 3 ай бұрын
Siyabonga nathi umsebenzi wakho muhle ❤
@YvonneKhanyile
@YvonneKhanyile 3 ай бұрын
Yaze yabuhlungu lendaba kodwa ke uyindoda mfwethu limele iphutha lakho
@bongekilekhanyile1523
@bongekilekhanyile1523 3 ай бұрын
Awu nkosi yami ngezingane zethu ngoba zingenawo amandla okuzilwelwa💔
@user-zs8oq9fm2f
@user-zs8oq9fm2f 3 ай бұрын
Yhooo kunzima aiy😢💔
@AlungileGulwa
@AlungileGulwa 3 ай бұрын
Yhooo unesibindi bhuti
@VuyaniNtaisi
@VuyaniNtaisi 3 ай бұрын
Uthando lunezinkinga we ma
@SharonNesane
@SharonNesane 3 ай бұрын
Kakhuly
@musangobese1815
@musangobese1815 2 ай бұрын
Most yabantu besifazane bafeba ngoba kukhona esekumcikile kuloluthando nina ngifeba nga5 wezintombi lokhu sinibekezela nina kwaba kany nisiqamulela isporoo hhy ngke ngbo thina singenamandla.
@estherntuli4003
@estherntuli4003 3 ай бұрын
No kumele akhulume iqiniso lide. Kangakanani i windi Kumele umqukule umuntu umphonse
@user-iu8lg9zl3b
@user-iu8lg9zl3b 3 ай бұрын
Akaboshwe bhuti ngeke 😢
@ubuhlebethongotv5347
@ubuhlebethongotv5347 3 ай бұрын
Engathi kungahamba kahle konke zalo ungaboshwa ikhulunywe kahle 🙏🙏🙏🙏
@Matthew6thirty3
@Matthew6thirty3 3 ай бұрын
Are u sure you'll make heaven when u leave here,we often say RIP to when people die but it's a lie if u die unsaved u can't RIP If u die without salvation there's no RIP in hell .plz run to Jesus while u can
@cedrickmabogo9756
@cedrickmabogo9756 3 ай бұрын
You must also go and do the same then you will be forgiven.
@zolelwambiko2103
@zolelwambiko2103 3 ай бұрын
If uyakufikela emaphuni ngase akufikele until thy Kingdom come. Ungcolile shame 🙆😡😡😡
@anitahamilton5143
@anitahamilton5143 3 ай бұрын
Bafana abasfuni, can you imagine ingane yabant abazali bayiphushe kanzima kuze ifike lapho ene babheke ikusasa kuyo, bese kuyofika umfana am'bulale just like that
@nokulungamngomezulu5318
@nokulungamngomezulu5318 3 ай бұрын
Yooh 😮 kunzima emhlabeni 😥
@princessmamthe
@princessmamthe 3 ай бұрын
Sawubona sisi Lungstar omuhle ❤
@sharoonlungilehlatshwayo9598
@sharoonlungilehlatshwayo9598 3 ай бұрын
Yaaaah nehhhh kunzima kwa earth... ncesini nonkhe.
@thuthukamzoneli5970
@thuthukamzoneli5970 Ай бұрын
Lungsta always kills it 🔥
@user-ci5yo3jn9z
@user-ci5yo3jn9z 3 ай бұрын
Oh hhayi phephisa bafo uzwakala noma ukhuluma ukuthi uyazisola futhi iphutha abahluleli bohlala bekhona kanti futhi abanye bethu kaze bahlale emares
@ThandiweNyathikazi
@ThandiweNyathikazi 20 күн бұрын
Abo ake niyeke ubulala ingane zaba ntu mshiye umuntu 😭😭😭
@user-bq1ez3dq5p
@user-bq1ez3dq5p 2 ай бұрын
Ncoooo bakith sis waze wanenhliziyo enhle I wish nabazali benga understand
@SiyaNzima
@SiyaNzima 3 ай бұрын
Wabulala ingane yabantu wena wayiphusha ngamabomu ubulawa yiskhwele ngathi bangakubophisa uyofela jele
@princessmamthe
@princessmamthe 3 ай бұрын
Kwaze kwanzima shame. Yah izinto ziyenzaka
@mannasitshaka-t7n
@mannasitshaka-t7n 22 күн бұрын
Le show izobophisa abantu kshubile 🤣🤣😭😭😭😭😭
Summer shower by Secret Vlog
00:17
Secret Vlog
Рет қаралды 13 МЛН
Iron Chin ✅ Isaih made this look too easy
00:13
Power Slap
Рет қаралды 36 МЛН
Playing hide and seek with my dog 🐶
00:25
Zach King
Рет қаралды 35 МЛН
BABULALA INDODA YAMI PHAMBI KWAMI MANJE SEBEFUNA MINA.
13:16
THULELENI TV
Рет қаралды 80 М.
ufuna usizo othwele nge contract Yempilo yemnyaka azoyphila
28:31
INGANE YAMI IPHENDUKA INYOKA
44:51
THULELENI TV
Рет қаралды 253 М.
SIKHIPHA IZIMFIHLO | Wabaqhatha oSomatekisi ngobufebe | S1 - EP101
17:13
бим бам бум💥💥 типа..
0:18
Ma1x1
Рет қаралды 7 МЛН
Oi Oi Oi & E E Ei Meme Looking For a Girlfriend
0:26
Mischief time
Рет қаралды 39 МЛН
❗️XOTINI HAMMASINI URMOQCHI 😱😱😱
0:14
HUSAN_SHORTS1
Рет қаралды 2,5 МЛН
Потоп из какашек??? @zackdfilms - автор анимации.
0:31
Время знаний
Рет қаралды 2,5 МЛН
tom with Jerry 😱 #funny
0:12
Nemi Shorts
Рет қаралды 11 МЛН
♥️♥️♥️
0:20
Татьяна Дука
Рет қаралды 7 МЛН