SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngathwala ngoMalume owayengihlukumeza engidlwengula | S1 - EP64

  Рет қаралды 207,532

Blaqlife TV

Blaqlife TV

Күн бұрын

Пікірлер: 791
@phindymadonsela4669
@phindymadonsela4669 7 ай бұрын
Yoo thathani uJesu ukuthwala kuyahlukumezana bo
@bongekilengobese3171
@bongekilengobese3171 9 ай бұрын
Abasazothwala ngyabazwela ngoba amahlathi okucasha ayaphela.
@ayabulelakhozaayabulela6661
@ayabulelakhozaayabulela6661 8 ай бұрын
Aphele nyni kubi silva nezilwane
@yoliswajozi
@yoliswajozi 25 күн бұрын
😢😢
@DAngelo-pm3bg
@DAngelo-pm3bg 13 күн бұрын
Akunandaba mina ngyoyi thatha 😂 Khathele ikhabeshe namazambane
@paulocean6295
@paulocean6295 9 ай бұрын
What I like about u Stufuza, she ask questions that we already asking ourselves.
@chevytahoe9913
@chevytahoe9913 6 ай бұрын
True, but sometimes i feel she interrupts the flow of the confession. It's a confession after all not an interview
@JabuNdlovu-d3l
@JabuNdlovu-d3l 3 ай бұрын
Umshana akaze ereshwe inkinga yakhe ukuthi sekzokwenziwa umsebenzi qha
@CebiluluMabika
@CebiluluMabika 9 ай бұрын
Angsakholwa nokut wadlengwulwa ngempela yaz nath ekhaya sagilwa ubhut wam ngoba efuna imal esheshaya ,thina ke salungisa umsam kwahamba yen singadlala abathakashana phela
@thabaniinnocent9569
@thabaniinnocent9569 9 ай бұрын
UnamaNga lona waZithwalela nje useyaxakeka
@nonzuzokhumalo3489
@nonzuzokhumalo3489 9 ай бұрын
Ay namanga nje lona yabona kuthi if kwenziwa lomsebenzi kuzophela amandla akhe okuthwala lomama akavume nje finish an klarr
@thandwayinkosisimelane
@thandwayinkosisimelane 9 ай бұрын
Ai izingane zethu ziyasifaka enkingeni
@LizwiNgubo-xh1cz
@LizwiNgubo-xh1cz 8 ай бұрын
Kunjalo nje unamanga lobhuti wazithwalela nje ngoba e selfish manje uyabona kuzobheda ngakuye isimutshelile inyanga yakhe ukuthi kuzobheda noma afe mawuqhubeka umsebenzi wethongo
@philasandebhengu9784
@philasandebhengu9784 8 ай бұрын
Wenzela bemdabukele
@SiphosethuThandwayinkosi
@SiphosethuThandwayinkosi 9 ай бұрын
Using dark spirits always doesn't end well, maybe he is fabricating his story to make it sound as revange but his main concern is the ceremony
@ivanmalangadayz1713
@ivanmalangadayz1713 9 ай бұрын
Very possible. I do not buy his story actually.
@nonkululekomkhize443
@nonkululekomkhize443 8 ай бұрын
True
@abigailkokong2408
@abigailkokong2408 9 ай бұрын
Stufuza ngimthanda indlela obamba uhlelo.Good luck Sisi.🙌👏🙏🙏♥️
@stufuzadlangamandla2121
@stufuzadlangamandla2121 9 ай бұрын
Ngyabonga sthandwa sam ❤️
@Lungile-c4q
@Lungile-c4q 8 ай бұрын
Cc stufuza ngingamthola kanjani ubhuti ngdinga usizo kuye
@NwabisaChiya
@NwabisaChiya 9 ай бұрын
You guyz nidinga u Jesu plz accept him hes is the kinga
@ayandadlungele8873
@ayandadlungele8873 3 ай бұрын
Ayyy fuseg wena
@MthwaloNhlapo
@MthwaloNhlapo 17 күн бұрын
YO JEZUS IZ JST A...COLINIAL IDOL.
@pamelanoncebo
@pamelanoncebo 7 ай бұрын
Mama uyazi ngiyakuthanda 😂😂mama uyaz ukuth yim kuphel ingane yakho😂😂😂
@nickywulffen552
@nickywulffen552 8 ай бұрын
Awuuuu wenza kahle wena uyabona nami ngingathalwa ngaye impela muntu ongangidlwengula uzoyikhota mbengu
@MilaniNdlo
@MilaniNdlo 9 ай бұрын
I love you 💖 stufuza umoyawakho ophantsi ❤kulomsebenzi onzimakangaka owenzayo keep it up inamandla lento✊iyaphilisa futhi iyakhulisa ngokwezinga lomqondo 🙌🙌🙌🙌
@stufuzadlangamandla2121
@stufuzadlangamandla2121 9 ай бұрын
Thank you so much❤❤❤and I love you❤
@thokozilendebele538
@thokozilendebele538 8 ай бұрын
Yes what a great revange abo malume baya hlokumeza
@thembisilengcobo9936
@thembisilengcobo9936 8 ай бұрын
Sfuza must carry this show all alone, she's a great host/ presenter ❤❤❤
@Zinhlesimelane-gl1gr
@Zinhlesimelane-gl1gr 7 ай бұрын
Mina ngbathanda bonke bandla
@nomthantazosihlongonyane2678
@nomthantazosihlongonyane2678 6 ай бұрын
Nam ngibathanda bonkhe xem ❤
@xolisileagofure5322
@xolisileagofure5322 6 ай бұрын
You are correct, I prefer her than Laba abanye. She's just a darling.💗
@NobuhleZulu-k2c
@NobuhleZulu-k2c Ай бұрын
Exactly😫
@jeremiahmjerana6447
@jeremiahmjerana6447 Ай бұрын
Never never never never what about Mamello Zondi's voice?that voice deserves Radio 702
@thandekandlovu1192
@thandekandlovu1192 9 ай бұрын
Ngyasola lobhut ubuyele kuyo inyanga yamtshela ukuth abangawenz umsebenzi ingakho ese create istory sokudlwengulwa
@ThembalethuNokuphila
@ThembalethuNokuphila 9 ай бұрын
Very true
@NoziphoMkhize-de6we
@NoziphoMkhize-de6we 9 ай бұрын
Uqambela uMalume leskhohlakali
@NkosibonileNgwane
@NkosibonileNgwane 8 ай бұрын
Kunjalonje usile lo
@fanasiphiwe3427
@fanasiphiwe3427 8 ай бұрын
Cha impela nami ngingavumelana nombono wakho phela lezinto zokuthwalo is not made fo ama ethethe ezinsizwa kanti vele iyashisa insimbi vele ekuthwaleni.Yaz umalume if wakwenza lokhu shuth kwayena wayehlaselwe umoya omubi,mengibamba iSide laMalume ngath wayengathwele yena koda UMDLWENGULA KANJAN UMSHANAKHO
@maureenndlovu7915
@maureenndlovu7915 8 ай бұрын
nami I think he is lying, it always end in tears
@koenakoena1042
@koenakoena1042 8 ай бұрын
This young man’s rituals are about to backfire and he was never abused 🤦🏾‍♀️
@Dominique-i5d
@Dominique-i5d 7 ай бұрын
True
@ThandekaMalashe-sp6uq
@ThandekaMalashe-sp6uq 7 ай бұрын
Akynamalume awamdlengula Lona ..ngenkathi ubethi bebamthanda omalume ubehlezi kahle unamanga nje lona
@rorisangdebesa6919
@rorisangdebesa6919 5 ай бұрын
Jesus is the only way 🤞
@LucyMvimbi
@LucyMvimbi 4 ай бұрын
Amazulu ngokuthwala😂😂
@CaroMfeka
@CaroMfeka 9 ай бұрын
Stufu Stufu ❤sisamile sicela part 2 siluqedele udaba bakithi
@caspermavundla
@caspermavundla 9 ай бұрын
Ok bengigxeka ubhuti ukuthi indaba eveza imfihlo yakhe yokuthwala,kanti upushwa indab yomsebenzi unkabi uhle wabona ukuthi ncono aphumele obala ngoba kungaphenduka matafula
@NoziphoMkhize-de6we
@NoziphoMkhize-de6we 9 ай бұрын
Ashaaaa amadamu anamanzi
@snemdakane
@snemdakane 9 ай бұрын
I story sokudlwengulwa cha asikho, azange adlwengulwe. Ubhuti wazithwalela ngomalume wakhe manje akafuni kwenziwe umsebenzi.
@SizweKhumalo-gy8fe
@SizweKhumalo-gy8fe 9 ай бұрын
ngabe uwuvalile nje simple😂😂
@nomzamomoloi1085
@nomzamomoloi1085 8 ай бұрын
Lona uyiskhohlakali
@likhomkuzo7082
@likhomkuzo7082 7 ай бұрын
Isiphelile imindeni yethu ngenxa yemali oh kanti ubuyanini Yesu kwaze kanzima 😭😭😭
@KholekaNkosi-is4hw
@KholekaNkosi-is4hw 6 ай бұрын
Manje usho kuthi unamanga umfana
@Spillion
@Spillion 6 ай бұрын
​@@KholekaNkosi-is4hw unamang impela lomfana wayezolimala phela kwakumele aphelelwe amabrake
@sbusisodlomo5689
@sbusisodlomo5689 9 ай бұрын
Ten Past 4 gugugugu indl'iyawa. Stufuza nginezinsolo zokuthi umalume akadlwengulanga muntu, istory sikhandiwe lesi🤞🏽
@nomsaprimerose332
@nomsaprimerose332 9 ай бұрын
Omalume bayazihlukumeza izingane zethu
@P.T.M.Ndebele
@P.T.M.Ndebele 9 ай бұрын
mmmm asithi abanye sthandwa sami
@lihlekhayiyana6171
@lihlekhayiyana6171 8 ай бұрын
Dakiwe ke wena singenaphi manje thina
@BusisiweMaphanga-s5j
@BusisiweMaphanga-s5j 9 ай бұрын
Hi ayikho inkinga ngokucala phansi impilo awenziwe lomsebenzi kamalume angeke ufe ngokuhlupheka ❤❤
@NtobekoNxumalo-h5c
@NtobekoNxumalo-h5c 9 ай бұрын
Angikholwa ukuthi wadlwengula lomfo usezama ukuviela ukuthi uthwele ufuna umndeni uzwelane naye nje ukuze engasolwa ngalokuthwala kwakhe
@futhingcobo659
@futhingcobo659 9 ай бұрын
Ayi khona aluhlangani nje ukudlwengulwa kwakhe nokuthwala kwakhe
@kalipadabula6529
@kalipadabula6529 8 ай бұрын
I love this show shame, sebenzile mfana what a revenge
@thamsanqagumede-cy2fm
@thamsanqagumede-cy2fm 8 ай бұрын
Akukho revenge la cc unamanga lomfana uzama ukugqiba istory sakhe sokuganga umalume akanacala😂😂
@SammyNcube
@SammyNcube 9 ай бұрын
Love you stufuza, ngithanda umoya wakho ophantsi keep it up darling
@margaretmagi-n5x
@margaretmagi-n5x 9 ай бұрын
Awenziwe umsebenzi akunamalume awadlwengula umshana lobhuti ufuna imali nje Phambili ngomsebenzi
@ZolekaMaliti
@ZolekaMaliti 9 ай бұрын
Haaaayi yiNigerian movie sozuve! Ndikuxelela ngamagweja mna mkr mkr! Kube'lizweni
@sanelefukutwayo1243
@sanelefukutwayo1243 9 ай бұрын
Heyiii mina bengithi uzovuma isono sakhe abe seyeka. Kanti yena ufunukuqhubeka yikho nje seqhamuka nestori sokudlwengulwa. Niyazenza izinto guys.
@ThobileThobs
@ThobileThobs Ай бұрын
Nami ngicela igama lenyanga NAMI ngenze ireveng
@thenjiwemoyo6981
@thenjiwemoyo6981 8 ай бұрын
This lady is an expect on this show woooooooow i was waiting for her to go deeper
@GeneralKhundlwana
@GeneralKhundlwana 6 ай бұрын
Mina nje ngekhe ngikujaje mfowethu, kungcono ngale indlela owaziphindela ngayo. Akazange abulawe nguwe lowo malume ongcolile
@nonkululekomkhize443
@nonkululekomkhize443 8 ай бұрын
Nabazali nje bakhohlakele nje straight- ngoba nalomama nje uzomisa umsebenzi kodwa umfana wakhe eyothwala akamtshelanga lutho
@ThembakaziMabija
@ThembakaziMabija 9 ай бұрын
Uyithethiswa kuba kuzo buyiswa Malume,ebeyo hlala ethule,uzobhanga into zakhe.
@nontss
@nontss 9 ай бұрын
Mama makahlise umoya,i believe this guy bamdlwengula,uncle soze kengoku afune ulala nawe as idlozi🙆
@ThembisileNgwenya-i6h
@ThembisileNgwenya-i6h 9 ай бұрын
Akambulalanga usebenzise ispirit sakhe good choice
@SizweKhumalo-gy8fe
@SizweKhumalo-gy8fe 9 ай бұрын
ubesevele ethule
@nosiphomkhize9264
@nosiphomkhize9264 8 ай бұрын
😂🎉 spirit esikhohlakele
@Egzygod45
@Egzygod45 7 ай бұрын
Weeeeeeeeeeee nkosi ngaze ngamzwela mama 😢😢😢😢😢😢
@ThandekaMalashe-sp6uq
@ThandekaMalashe-sp6uq 7 ай бұрын
Good gogo akasafune kwa Iphone
@mondlinxumalo8234
@mondlinxumalo8234 9 ай бұрын
MntakaMaMkhize kunosisi owayefikile lapho owaya endiyeni bengimfisa kakhulu kuthola inumber yendiya
@fikekhayakhethiwemasekofik9955
@fikekhayakhethiwemasekofik9955 9 ай бұрын
Why 😂😂😂
@yenziemakhoba5149
@yenziemakhoba5149 9 ай бұрын
Hhay kahleni guys … 🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@thandodada7068
@thandodada7068 9 ай бұрын
​@@WNdabaLutho, akanganikwa inumber yendiya. Xola cc / bhuti, ukuziphindiselela akusizi ngalutho. Next time sozwa usufuna ukuzogonyuluka ngizobe ukwenzile😂😂😂
@sharongasa2532
@sharongasa2532 9 ай бұрын
Indiya laseShallcross 😂😂😂
@SphamandlaZondi-ex5hu
@SphamandlaZondi-ex5hu 9 ай бұрын
😂😂😂😂😂
@SibusisoKhoza-b3r
@SibusisoKhoza-b3r 9 ай бұрын
Ngokulalela indaba yalomfana , indaba yokudlwengulwa ngathi yakhiwe ngenxa yalomsebenzi wamadlozi ozovimba izinto zakhe. Uma ufuna ukuthwebula ilungu lomndeni kwenze emndenini okholwayo ongendaba nesintu. Ziyakhala
@thandekandlovu1192
@thandekandlovu1192 9 ай бұрын
Exactly
@zethembempanza4420
@zethembempanza4420 8 ай бұрын
😂😂🙆🏻‍♂️🙆🏻‍♂️🙆🏻‍♂️
@palesamkhize642
@palesamkhize642 4 ай бұрын
Serious .inyanga yakho ithe zama ngakho konko ukuvimba lomcimbi.and lomfo wazi kahle ukuthi yini enga thambisa umawakhe
@judithzungu
@judithzungu 9 ай бұрын
Ihee yazi NAMI nginayo umalumekazi owayengihlukumeza kusafuneka ngicabange kahle
@MthokozisiNgwenya-v4o
@MthokozisiNgwenya-v4o 9 ай бұрын
Ungayezi into e wrong mfowethu
@NkosibonileNgwane
@NkosibonileNgwane 9 ай бұрын
😂😂😂kahleni kanti kwathwalwa kangaka
@mbuyiselophiliso5217
@mbuyiselophiliso5217 9 ай бұрын
​@@NkosibonileNgwaneukuhlupheka usuke sowenele ukona
@caspermavundla
@caspermavundla 9 ай бұрын
Lokho ngani kuyacaca ukuthi indlu emnyama ngeke iphumelele ngaphandle koku thwala ​@@NkosibonileNgwane
@nkitandlovu18
@nkitandlovu18 9 ай бұрын
Kubi ukuphindisela umuntu engasekho...ngabe kungcono ukuthi wamubopha not ukuthwebula ngaye
@NingieMdletshe
@NingieMdletshe 6 ай бұрын
Hhayi sengihambile sengifikile ngimbonile sathane his good
@jabulilehlongwane9897
@jabulilehlongwane9897 Ай бұрын
Banjalo abomalume abahlukumeza izingane, they are very supportive.
@NombusoSindane
@NombusoSindane 8 ай бұрын
Mina ngbona ngaty ubhuti uyabona kwenziwa lomsebenzi khona okzobheda ngalesthwalo sakhe
@Kiki11940
@Kiki11940 8 ай бұрын
Nami ngibona lokho
@nonhlanhlacele-kh6sv
@nonhlanhlacele-kh6sv 7 ай бұрын
Yaz ucabanga into engiycabangayo
@alettaputla9671
@alettaputla9671 7 ай бұрын
True
@KonkeMhlanga
@KonkeMhlanga 8 ай бұрын
Waw umalume usaqhubeka nokondla noma sefile😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@MotlatsoGloria
@MotlatsoGloria 5 ай бұрын
wa thebulwa agiti😭😭
@tinangubane9349
@tinangubane9349 8 ай бұрын
Wooooow wat a very cold sweet revenge I’m happy for you my brother make sure you make him suffer while he’s still under your command
@PortiaNonkwelo
@PortiaNonkwelo 9 ай бұрын
Manje inkinga ukuthi umalume akasekho ukuthi azokhuluma side of story yakhe, umfo lo ulungiselela nje iside lakhe, ngyaxolisa nje ukuthi angimthembi
@leonarddzvongo3575
@leonarddzvongo3575 5 ай бұрын
Uyaxokha watwala ngo malume wafa malume
@BawinileDlamini-x8p
@BawinileDlamini-x8p 8 ай бұрын
Jehova sebawoti kwaze kwanzima kwalobhuti zinyobulala uzobaqeda 😢
@PinkZethuBhengu
@PinkZethuBhengu 7 ай бұрын
Ave ezobaqeda kuzolandela yena Mama lo Nkos'yami ngoba egcineni kufuneka osenhliziyweni yakho 🙈🤦‍♀️
@bongingcamu2276
@bongingcamu2276 9 ай бұрын
Ayi umfana akambulalanga wayevele eseshonile mxoleleni umfana
@unathinurty2415
@unathinurty2415 8 ай бұрын
yebo
@nomusazhou7411
@nomusazhou7411 8 ай бұрын
Unjani stufuza, Ave ngiyakuthanda uhlelo lwakho. Ngithanda indlela ophakamisa ngakhona ikomishi letiye uma izindaba sezijula, hahaha qhubeka ukuluhlelo siyakuthanda ngo ❤
@ThokozaniSthole-e4o
@ThokozaniSthole-e4o 8 ай бұрын
Impohlo ayezelwa umsebenzi ayisoze Yaba yidlozi elihle
@nathimanqele2705
@nathimanqele2705 9 ай бұрын
Ningcole nonke nomalume wakho nibolile😮
@CaroMfeka
@CaroMfeka 9 ай бұрын
Ucabangile ihawu loku ika ngomalume lo efuna ukokwenza ukukhohlakala
@busivoti9453
@busivoti9453 8 ай бұрын
😂😂😂😂
@mabuyiprecious9191
@mabuyiprecious9191 9 ай бұрын
ei bhuti wami phephisa ngoba sukhulumile Angikuxheki nje nhliziyo ayiphakelwa Wakhetha kahle Fanoh wakhetha lo skhotheni owu malume
@AneleNgcobo-v2p
@AneleNgcobo-v2p 9 ай бұрын
Nam ngangzothwala ngaye🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@mabuyiprecious9191
@mabuyiprecious9191 9 ай бұрын
@@AneleNgcobo-v2p Ai nami mfethu okuhle nje ukuth uyamsebenzela ,mina ngiyayidinga nyanga. Ka Fanoh khona okumele angisebenzele nje nami 😂 😂
@nandiZ495
@nandiZ495 8 ай бұрын
😂😂😂
@ncengimthembu2799
@ncengimthembu2799 8 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂Fanoh😅😅😅
@Kiki11940
@Kiki11940 8 ай бұрын
Kodwa angisayizwa kahle eyokuthi wahlukunyezwa. Lendoda ngathi inamaqhinga
@TheVuyie2010
@TheVuyie2010 9 ай бұрын
guyz yinton erong ngalento yenziwa ngulomfana ngoba besefile kade umalume mos akabulewanga nguye khanindicacisele plz
@sphathisiweolgakhoza6147
@sphathisiweolgakhoza6147 9 ай бұрын
Ayisabukeki Shem Kube awuphindiselanga
@fikekhayakhethiwemasekofik9955
@fikekhayakhethiwemasekofik9955 9 ай бұрын
Stufuza is really a good presenter ❤❤❤
@ayandankosi7069
@ayandankosi7069 8 ай бұрын
Usikhandile le story
@marthamaloka1117
@marthamaloka1117 9 ай бұрын
Stufuza great presenter for the show ❤❤❤ girl
@CbosEasyRecipes7
@CbosEasyRecipes7 9 ай бұрын
"Awu! Ningcole nonke, wena nomalume wakho" 🤣🤣🤣🤣
@thabaniinnocent9569
@thabaniinnocent9569 9 ай бұрын
Wamuhle ntombi wenza ngani cn i hv ur no
@MeyerHlabisa
@MeyerHlabisa 8 ай бұрын
Eyokudlengulwa ayikho udlala kubola nj wezinyo bulala😮
@FataCtheHADEBE
@FataCtheHADEBE 9 ай бұрын
Stufuza sengathi nawe kunomuthi owsebenzisayo kuloluhlelo lwenu mina aksavumi ngingangeni day n day phooo😢
@stufuzadlangamandla2121
@stufuzadlangamandla2121 9 ай бұрын
Aw kodwa Jesu wami😂😂😂
@NkamzaDj
@NkamzaDj 8 ай бұрын
Bane woza woza😅
@abigailsibanda4471
@abigailsibanda4471 8 ай бұрын
😂😂😂😂
@RealmkhwebuMkhwebu
@RealmkhwebuMkhwebu 8 ай бұрын
Nami
@thembimotau1382
@thembimotau1382 7 ай бұрын
Nami
@DeliMhlanga
@DeliMhlanga 8 ай бұрын
Yabona lomfana ngiyamvuma weze kahle 🤞ngiyakusaba ukuthwala kondwa loku Ngivumelana naye
@nandiesatshu57
@nandiesatshu57 8 ай бұрын
Ngoba ngabe sewaphuma manje umalume ejele walking free is if nothing happened
@nodintikinca7038
@nodintikinca7038 5 ай бұрын
Futhi uthwele ngaye eseshonile, akuyena owambulala
@lucymthembu7021
@lucymthembu7021 9 ай бұрын
😂😂😂😂bengingafuninukuhleka but I have to what a great revenge WOW.yaaa black life
@lucymthembu7021
@lucymthembu7021 9 ай бұрын
@@nthatomatsane470 this is going to be a forever curse in that family.naye umshana kuzothwalwa Ngaye.messedup families.imagine we trust our brothers with our children then they rape them turn them to their GF,I don't know how could have one avoided this situation.maybe I must start investigation in my families this kind uncles can't be realy trusted 😥😥😥😡
@patstdgumbo3645
@patstdgumbo3645 9 ай бұрын
Lami had to laugh at some point 😀😀😀 He had no choice but to revenge ngempela 😀😀
@sinethembamaseko5901
@sinethembamaseko5901 9 ай бұрын
@@TheBlackDiamond09this is exactly why abused people don’t talk..
@BusisiweThulisiwe
@BusisiweThulisiwe 9 ай бұрын
Cha name bengakwenza🤞muntu Kade engidlwengula haaaa naye umphefumulo wakhe awungatholi ukuphumula🤞
@Cphanarh
@Cphanarh 9 ай бұрын
@@TheBlackDiamond09 wow coz umfana?
@mangosejulia4565
@mangosejulia4565 8 ай бұрын
Hayibo khehla wathwala ngomalume
@nokwethembanokuphila8094
@nokwethembanokuphila8094 8 ай бұрын
Ngivele ngahleka esatHi wase wenzani ker wena Fano😂😂ngihlulekile ukuzibamba ngiyaxolisa
@mphilepromisemanzi6247
@mphilepromisemanzi6247 8 ай бұрын
Nami ngivele ngaphela 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@mandlajnrgmail.youresomadi5267
@mandlajnrgmail.youresomadi5267 8 ай бұрын
Ngyaktshela 😅
@ThandekaMaphanga-o3d
@ThandekaMaphanga-o3d 18 күн бұрын
Fanoh😅😅😅😅😅😅
@faithzungu
@faithzungu 9 ай бұрын
I wonder if umsebenzi ubungeke uze wenziwe , ubezosivula yini isifuba ngalemfihlo? But, yhoo what a revenge!
@AgnesKefeletseNdlovu-lb1xr
@AgnesKefeletseNdlovu-lb1xr 10 күн бұрын
Hayi name ngiyasola ayikho indaba yokuhlukunyezwa niks,,, uthuswa hukuthi kuzoyenzwa umsebenzi qha!
@MphoKwaledi
@MphoKwaledi 9 ай бұрын
Ngyabulisa bandla ngixela u sizo kuona u mama u kee wafika la e hlelweni lenu athi wa hlanyisa ingane ka sisi wakhe ngosizo lendiya bengisa xela i number yakhe lo mama kahle kahle ngi funa indiya leli lamsiza
@phindabuseShabalala-us4ys
@phindabuseShabalala-us4ys 9 ай бұрын
Uthwele lo😢😢😢😢, cabangake we nkunzi lomuntu othwele ngaye uyambona usuku nosuku ekugcineni izokubulala
@LwaziSimelane-d9j
@LwaziSimelane-d9j 8 ай бұрын
Ayi ziyabuya briefly ubafo ucela ukuthi umama ayigcine lemfihlo yokuthwala kwakhe ngomalume wakhe ukuze ungapheli kwaze kwanzima ukuba umzali
@nomsashikishi2917
@nomsashikishi2917 9 ай бұрын
Umlayile mshana umalume akasebenze abhadale ubuhlungu bakhe
@ExternalTrader
@ExternalTrader 9 ай бұрын
I hear the story but now we are not sure if wathwala ngomalume engasekho or umalume washona because wathwala ngaye. I think wathwetyulwa umaluma esaphila as revenge so that angaphinde ahlukunyezwe ngumalume. there is something engekho true nge story.
@palesamkhize642
@palesamkhize642 4 ай бұрын
Deep and siya add lestori sakho …it might be he killed him …yah
@uMHLAKA-01
@uMHLAKA-01 8 ай бұрын
Kwakhala Bakithi okuwuStufuza,I'm sure uzwela lomuntu wesfazanane owumama😭😭😭😭😭😭
@nobuhlekhumalo4018
@nobuhlekhumalo4018 9 ай бұрын
Ai ngke isakholwakala eyokuhlukunyezwa ngth sethole iplan ngomalume uthwele lo😂😂
@pambhengu7460
@pambhengu7460 8 ай бұрын
Uthwale ngomuntu o ryt kakhulu bhuti, kmele asebenze imini nobusuku, angakutholi ukphumula. If I was your mom, bengzoya enyangeni ngyothwala ngaye futhi nam.
@claudiamakhathini7515
@claudiamakhathini7515 8 ай бұрын
😂😂😂😂
@BuhleNxumalo-lm4mz
@BuhleNxumalo-lm4mz 8 ай бұрын
Yabona wena uqinisile impela singaphela abadlwenguli yoooo
@yolandatatase2928
@yolandatatase2928 7 ай бұрын
​@@BuhleNxumalo-lm4mzhehehe ,guys nam I abuser yam yafa,ndiyalamba.
@sontomtolo473
@sontomtolo473 7 ай бұрын
🤣😂
@SiphiweMhlanga-u7k
@SiphiweMhlanga-u7k 9 ай бұрын
Mina kube yimi bengizogibela manje ngiye kumama njegoba ethe yedwa nje endlini phuthuma nje uyombheka
@mfanisenihlatshwayo8623
@mfanisenihlatshwayo8623 8 ай бұрын
Wow ubafo ushawa zinduku useyavala ukuba kungenziwa umsebenzi.
@mphilepromisemanzi6247
@mphilepromisemanzi6247 8 ай бұрын
"nincole nonke no malume wakho" kodwa lomfana akabulalanga muntu vele malume wazibulawelwa ingozi yemoto akukhona ukuthwala okubhedayo lokhu 🤞
@SiyabongaSihlangu-i1z
@SiyabongaSihlangu-i1z 8 ай бұрын
Kngenzeka ukut vele inyanga yahlela ukut u malume Afe ngengozi yemoto enzela ukut kngasolwa muntu
@mphilepromisemanzi6247
@mphilepromisemanzi6247 8 ай бұрын
Heeeeee 🤔 🤔 🤔 yazi ungasho uqinise nalapho 🤞🤞🤞
@nonkululekomkhize443
@nonkululekomkhize443 8 ай бұрын
1 thing about umthakathi will never change noma ningaxola lo mfana umthakathi nje straight - why evimba umsebenzi wamalume-
@HappyLindaMasondo
@HappyLindaMasondo 3 ай бұрын
Yekani ukthwala bakwethu ngoba ekgcinen kunezingqinamba ezinzima ongeke ukwazi ukuzivika imali impela impande yesono ukthwala kunobusatan kakhulu
@SizweMasala
@SizweMasala 9 ай бұрын
❤❤❤❤❤😢😢stufuzah ngekhe ndaphosa taweli kuwe
@zonkenokuthula8679
@zonkenokuthula8679 8 ай бұрын
Mina ngicela ungiphe leyo nyanga uma.nje uzosizakala.umndeni o ke seng8hluphekile inqwa eyashona kudala la ngingasizakala bo😊
@BusisiweMariaNcongwane
@BusisiweMariaNcongwane 8 ай бұрын
Ukube nje uyazisola impela ngabe uthi umsebenzi awenziwe ekhaya abuyiswe umalume uhambe uyoshweleza, manje ngobe awuzisoli futhi usafuna ingcebo ubheka ukuthi if ebuyiswa umalume konke kuzoshabalala. Mangabe uzimisele ngoku change and uyazisola ngesenzo sakho umsebenzi awuchubeke ekhaya.
@PortiaMaphanga-r1r
@PortiaMaphanga-r1r 3 ай бұрын
Usile lomalume ngokuku hlukumeza ngokocansi,thwala ngaye ukube bengingasabi bengizothwala ngomakoti wakithi nabantwana bakhe
@britishpoundentertainment8656
@britishpoundentertainment8656 9 ай бұрын
Bhuti sokukholwa kanjn
@SiphamandlaSoke-ih8pl
@SiphamandlaSoke-ih8pl 8 ай бұрын
Inamanga lenja le izama ukuythethelela ngentengekho
@SiphokaziJali-bi8zk
@SiphokaziJali-bi8zk 6 ай бұрын
Hayi kodwa akambulelanga nje uthwebule nje idlozi sekefile 😅
@ayabulelakhozaayabulela6661
@ayabulelakhozaayabulela6661 8 ай бұрын
Yahoo betuna Umalume amen
@AgnesKefeletseNdlovu-lb1xr
@AgnesKefeletseNdlovu-lb1xr 10 күн бұрын
Yini le ayisabayo ukuthi izoyenzeka after msebenzi
@NtokoMathenjwa-jg5qs
@NtokoMathenjwa-jg5qs 5 ай бұрын
Stufuza ❤❤❤❤ ulubambe kahle loluhlelo cc good lucky ❤❤🎉😊
@XolaniNgobese-ks5ki
@XolaniNgobese-ks5ki 3 ай бұрын
Akusezwakali ngoba akasekho Malume wena futhi sithwele ngaye amahlathi okucasha aphelile akukho okwenza ebunyameni okungaveli
@bhojoh777
@bhojoh777 8 ай бұрын
Ngiyabezwa abathi lestory asikho, angithandi to discret someone's story of abuse because kusuke kuwumgilwa nomgila sisuke singekho ukulisho ligcwale ukuthi amampunge noma iqiniso, inkinga yami ilana-ke: ngeke u sacrifise ngomuntu omzondayo. Lento yokuthwala idinga uchithe igazi lomuntu omthandayo ukuze buphele ubuntu kuwe futhi akugcini ngomuntu oyedwa. Njengoba ethanda umawakhe nje, isithwalo sasiyofuna ukuqala ngaye. Unless ke isangoma esamthwasisa asimtshelanga iqiniso elithile, that it's either abazali noma ngeke uphinde uthole abantwana uma usunabo sizodla bona. Kukhona khona okushay amanzi la. uSathane phela akasona islima, abukho ubuhle nenjabulo ekuthwaleni. Ukube bekunjalo ngabe bonke abantu abahlukunyezwa amalungu omndeni bacebile. uSathane akamngani wamuntu futhi noma engakupha okuthile, azokuthatha will be so much more you will never have peace.
@samkelisiwedhliwayo8653
@samkelisiwedhliwayo8653 2 ай бұрын
Yoooh sesilandelwa ngisho nasemathuneni kuthwalwe ngathi,bengithi sophumula eCebolethu manje ayi kunzima 😮
@thembizulu3138
@thembizulu3138 9 ай бұрын
Ziphindisele mpela bhuti lesilwane Saku hlukumeza akusonkinga idla imali😂
@mandlajnrgmail.youresomadi5267
@mandlajnrgmail.youresomadi5267 8 ай бұрын
You sho is this true
@kgomotsomohapi3258
@kgomotsomohapi3258 4 ай бұрын
Mchana u khodlakhele ufana no malume😮
@SphindileDuma-qv8rn
@SphindileDuma-qv8rn 3 ай бұрын
Cc Stufuza intombenhle enesneke shame lomsebenzi uwubizelwe❤❤❤❤.
@amandamyoli6600
@amandamyoli6600 28 күн бұрын
Story with many layers Shem. 😮
@PrinceJangaza
@PrinceJangaza 9 ай бұрын
Kunzima kulezkhathi esphila kuzo nabafana abaphephile
@PrinceJangaza
@PrinceJangaza 9 ай бұрын
@@proudlysa774 yinkinga le
@SibongiseniMazibuko-w1g
@SibongiseniMazibuko-w1g 8 ай бұрын
Inombolo zenyanga please safa ukuba zivakashi emhlabeni 😂😂😂, awum bulalanga nje just niyancedana nje ngoba akasekho
@buyisilemajozi2194
@buyisilemajozi2194 8 ай бұрын
Uyiqili wena udlala ngemizwa yomtomdala , ngoba ufuna ukwenelisa inhliziyo nomqondo wakhu. Ukuthwala akubusisekile. Kodwa engikwaziyo, ukuthi nawe bazothwala ngomoya wakho uma usushonile. Injabulo yesikhashana le
@mhlenginzama2733
@mhlenginzama2733 7 ай бұрын
Ukhohlakele. Uma sekufuneka olandelayo uzokhetha bani….ungcolile nje kwaphela. Nayo le yokuhlukunyezwa angisayizwa kahle. Inkinga ilomsebenzi yingakho uphumela obala. Uyisikhohlakali, eyyi futhi into eyathwalisa abantu 😮
@zanelehappyangelnkosi6601
@zanelehappyangelnkosi6601 9 ай бұрын
Next time uzothwala ngabo 😂
@DumisaniThabethe-n8w
@DumisaniThabethe-n8w 9 ай бұрын
Wena mama Musa kumgxeka lomfana ngoba uzothwala ngawe nawe
@NokuthulaMthethwa-pi1te
@NokuthulaMthethwa-pi1te 9 ай бұрын
😂😂😂
@sibusisomattews3822
@sibusisomattews3822 8 ай бұрын
😂😂😂😂
@siziphiwemdwayi8983
@siziphiwemdwayi8983 8 ай бұрын
Ngokwam ukucinga ngeke ungalimali ezinqeni udlwengulwe especially ma umncane, Angeke ukwaz ukungabonwa bt ke sothini somamela loku okushoyo
@SthembieNene
@SthembieNene 8 ай бұрын
Uyamkholwa akamkholwa akubankinga owadlwengulwa yilo bhutiza omncane. Kunzima izinto ezenziwa abantu esibathembayo
Правильный подход к детям
00:18
Beatrise
Рет қаралды 1,9 МЛН
Lamborghini vs Smoke 😱
00:38
Topper Guild
Рет қаралды 56 МЛН
Миллионер | 3 - серия
36:09
Million Show
Рет қаралды 2,2 МЛН
One day.. 🙌
00:33
Celine Dept
Рет қаралды 66 МЛН
SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngathwala ngabafana bami | S1 -EP5
17:13
Blaqlife TV
Рет қаралды 339 М.
Baby Mama eyofuna isondlo kwi Taxi Owner kwashuba
1:00:18
King Zoso TV
Рет қаралды 162 М.
UMFANA WAMI SAMGCWABA KODWA SIYAMBONA UYAPHILA
43:25
THULELENI TV
Рет қаралды 539 М.
Правильный подход к детям
00:18
Beatrise
Рет қаралды 1,9 МЛН