SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngazalwa nginepipi🍆 neMomozi🍑, nganqunywa ipipi kanti ngizoba imdoda | S2-EP106

  Рет қаралды 79,838

Blaqlife TV

Blaqlife TV

Күн бұрын

Пікірлер: 500
@PrincessThembelihleMahlaba
@PrincessThembelihleMahlaba Ай бұрын
Bhuti contact Thuleleni nami mtwana wami benenkinga but ngiyasizakala manje plz uzoluthola usizo syakuthanda bhuti ungakhohlwa awukho useless umuntu nawe nje kakhulu ❤❤❤❤❤❤and this make me Cry ngoba nami mtanami wayenenkinga ecishe ibe kanje😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢
@LebogangKhumalo-e2m
@LebogangKhumalo-e2m Ай бұрын
You are so brave to speak such a big secret may the good Lord protect and cover you in Jesus Christ name amen 😢😢
@ncumisancumisa7961
@ncumisancumisa7961 Ай бұрын
Amen
@EuniceManganye-vs3je
@EuniceManganye-vs3je 8 күн бұрын
Amen
@ThembiMasete
@ThembiMasete Ай бұрын
😅odokotela nàbo bawrong kwakumele bamlinde aze abe na 18
@SulekaSuleka-i9g
@SulekaSuleka-i9g Ай бұрын
Injalo nje babewrong Nyan oogqirha cz xa una5/6 umncinci befanele bamlinde acace ukuba ungubhuti okanye usisi
@cebolenkosintombela7737
@cebolenkosintombela7737 Ай бұрын
That's true
@LettiaManzini
@LettiaManzini 29 күн бұрын
Manje yini ehlekisayo ?
@zakesmaphango4284
@zakesmaphango4284 27 күн бұрын
Indeed
@MaxwelBali
@MaxwelBali 16 күн бұрын
The new has been implemented bayalindwa ngoku babebadala then decide ba ukhetha eyiphi ngk eish this thing is painful 😢😢😢
@humble_trouble
@humble_trouble Ай бұрын
The young man need our support as a nation, financial support and i counseling please, blaqlife open an account so we can donate and help someone who didnt ask for this... parents let your kids to grow and make their own decisions about their lives please🙏🏼
@samholiding02
@samholiding02 Ай бұрын
@JabulileMncwabe-r5j
@JabulileMncwabe-r5j 24 күн бұрын
Abazali kwakufanele bamyeke enjalo umntwana akhule enjalo azikhethele yena ubulili esekwazi ukuzwa ukuthi emzimbeni wakhe kubusa buphi ubulili.Siyazwelana nawe ngane Yami kodwa njengoba usuvelile kuBlaqLife uzoluthola usizo qina Ube nesibindi ❤
@Sukzin1
@Sukzin1 Ай бұрын
Yaze yayisilima intombazane bakithi ai bathi listening is a skill mara la kuphandle shym, inzimake nokho indaba kamjita
@nkelemaloke9270
@nkelemaloke9270 Ай бұрын
Akamfanele lo bhuti ulhlaza futhi kana listening skill at all
@NomceboZikhali-z2t
@NomceboZikhali-z2t Ай бұрын
Weee kwangathi unebhabhalazi nje sisters
@docdoc6778
@docdoc6778 27 күн бұрын
Intombazane ibiryt umfo uhlulekile ukukhuluma nayo
@ngwanecbalcooolngwanecbalc9564
@ngwanecbalcooolngwanecbalc9564 25 күн бұрын
Uyaphapha lo cc waze wangicasula nj. Wenz ngath uyaqala ukuzwa kuth lento eyehlela lobhuti ayiqala ngaye. Uyaphaph doti ka cc ungicike kaķhulu esebiza omunye esezomxoxela engath ihlaya. Nkosi yami lapho ubhuti uphansi nkosiyami
@MantombiNtuli-zu5lc
@MantombiNtuli-zu5lc 6 күн бұрын
Esikhulu Yaz ngath bhuti ngathol sizo Abe ryt mpilweni Athol muntu baphil kahl❤
@singlemom-pf2ey
@singlemom-pf2ey Ай бұрын
Awukho right sisi xeim futhi uzwakala ngathi umdala locc kunobhuti bhuti don't give up uyathandwa ungazijaji ungekajajwa
@charitymagwaza6921
@charitymagwaza6921 Ай бұрын
uhlanya lo sisi, akafundisekile
@SaneleZungu-w3x
@SaneleZungu-w3x Ай бұрын
Uhlanya ngampela shiya phansi mfana😢
@Lulu-mbomvu
@Lulu-mbomvu 20 күн бұрын
Wethukile usisi bengalindelanga shame.
@zinhlemhlongo7779
@zinhlemhlongo7779 Ай бұрын
Bhuti ngyacela uphinde ubhalele iThuleleni Tv nginethemba lokuthi uzosizakala noNtando Mhlongo bamsiza
@BuhleShabalala-rw8lh
@BuhleShabalala-rw8lh Ай бұрын
Syabonga cc
@DuchessofSA
@DuchessofSA Ай бұрын
Thanks dear I hope uzofumana uncedo ,but the girl is selfish
@dollyshozi1898
@dollyshozi1898 Ай бұрын
Syabonga ngombono Cc nakanjani kuThuleleni uzosizakala
@BongiMaphitha
@BongiMaphitha Ай бұрын
Ubhuti really need us as a nation simsize nge-donation so that kuzolunga empilweni yakhe aphile ubomi bakhe njengabantu bonke
@ThabitaLettah
@ThabitaLettah Ай бұрын
Please let's donate 😢😢😢
@nokusasithebe4816
@nokusasithebe4816 Ай бұрын
Ubhuti udinga usizo nangemali yokwenza i operation. Blaqlife Tv please help him get donations.
@KhanyisileMatshiga-pm3ls
@KhanyisileMatshiga-pm3ls Ай бұрын
Yoh I'm so emotional right now 😢😢😢 I pray that you get help my brother
@rosemakoala8997
@rosemakoala8997 Ай бұрын
Can we donate for obuti bandla to get help ma Blaqlife amahle
@SithembeleMsimango-n8r
@SithembeleMsimango-n8r Ай бұрын
Cha nam ngingafaka
@jeansithole-sf6st
@jeansithole-sf6st Ай бұрын
Ngicela ublaqlife to organize this, nami nginga donata
@jeansithole-sf6st
@jeansithole-sf6st Ай бұрын
Blaqlife organise, we can donate
@Nomaqhiniso
@Nomaqhiniso Ай бұрын
Ngeke bafhethu nami count me in bahla 🥹😭ibuhlungu lena indaba 😢
@tripleatshabalala5129
@tripleatshabalala5129 Ай бұрын
asingene sonke kulayini
@MphoNtema
@MphoNtema Ай бұрын
How can we help we don't have nothing but together we can ❤
@KhethiweMzinyane
@KhethiweMzinyane Ай бұрын
It's really painful 😒 this matter. I wish athole usizo fast, hopefully uzomthola umaqondana mese ryt
@NqobizithaNkonjeni
@NqobizithaNkonjeni Ай бұрын
Akaphinde axhumane noZanele Mthenjwa, a very brilliant young man. Uzokwazi ukum supporter nokumadvisor
@mariangcobo
@mariangcobo Ай бұрын
Ukhozi ne Thuleleni TV abangenelele bakithi sizophonsa nathi asizakale ubhuti😢😢
@SinikiweMasuku
@SinikiweMasuku Ай бұрын
Sozonikela cc oR10 kuwo ama R370 wethu
@SithembeleMsimango-n8r
@SithembeleMsimango-n8r Ай бұрын
Nkosiyami cha nginga donate bakithi i feel that pain😢
@nomusalushaba8216
@nomusalushaba8216 Ай бұрын
Me too ,ayivulwe I acc.bafwe2 sifakw whatever 😢
@NomthandazoMaryNtuli
@NomthandazoMaryNtuli Ай бұрын
Iyoooooo nami ngina same problem ngina 5 years nomuntu wami asikaze salwenza ucansi but I'm ready now ukuqhubeka nempilo eish I feel like crying mangizwa lendaba
@DestinyOEjime
@DestinyOEjime Ай бұрын
You mean une private parts ezimbini? Your partner loves you dear 5 years is not a child play ❤
@MzwakheSandy-qr5nf
@MzwakheSandy-qr5nf Ай бұрын
Nawe sisi nomthah unobulili obubili?
@XoliswaNkanye
@XoliswaNkanye 25 күн бұрын
Askies Gal ❤
@GertrudeBhebhe-v3j
@GertrudeBhebhe-v3j 18 күн бұрын
take your time dear uphume obala kumuntu wakho yaz you can't hide secret kumuntu wakho maybe uzokwamukela Simo okuso
@theeempirethepoet5681
@theeempirethepoet5681 12 күн бұрын
yhooo nam futhi ndikweso simo sinjalo kunzima
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane Ай бұрын
Thanks blaglife to help THIS boy,GOD BLESS YOU AMEN
@sibongilentshingila-p3p
@sibongilentshingila-p3p Ай бұрын
Maybabooooooo kanti abazali banjani. Bekufanele balinde akhule. Jesu wami ngenelela Ntokazi uhlaza unomsindo. Ubofunda ukulalela.
@RichmanJili
@RichmanJili Ай бұрын
Mhhh kunzima emhlabeni, ngiyayilila leyo pain oyizwayo bhuti wami
@WandisileGila-nu9th
@WandisileGila-nu9th Ай бұрын
😢😢 very touchy one 😢😢❤❤❤, I so wish usizakale bhuti ❤❤🙏🏿🙏🏿🙏🏿
@BongiLwandle
@BongiLwandle Ай бұрын
😢😢😢😢lomfana uzwile kubizwa u amahle uzobona ngathi uzoduma emphakathini azenze into embi😢😢😢kodwa jesu ima naye
@NellyMoyo-tb9mk
@NellyMoyo-tb9mk Ай бұрын
Umlomo ongahlalwa yimpukane ntombi,yooh uyakhuluma kakhulu levoice yesidakwa.
@NoziphoMbulwana-fj4bd
@NoziphoMbulwana-fj4bd Ай бұрын
😅😅😅😅
@GertrudeBhebhe-v3j
@GertrudeBhebhe-v3j 18 күн бұрын
😂😂😂😂 voice yesdakwa
@bonganimboense190
@bonganimboense190 Ай бұрын
Umzali wagaga kwakumele amlinde akhule Umamakh owathi akakhethe ukuba yintombazane ngoba wayethanda yono
@JenniferRobert-b9k
@JenniferRobert-b9k Ай бұрын
Mmmh yaze yabuhlungu indaba kabhuti bakithi,i so wish ukt aluthole lonke usizo aludingayo....engathi uthixo anganaye kuze kube uyasizakala🙏
@NonhleShabalala-y7b
@NonhleShabalala-y7b Ай бұрын
CHA CC WAZE WANENHLIZIYO YENYOKA .NENHLIZIYO EMBI .
@NjinjiSoyinga
@NjinjiSoyinga Ай бұрын
Hhayi bo ucc uryt kodwa e upstairs 😢
@mongezigqiba2975
@mongezigqiba2975 Ай бұрын
Yaze yabhlu le Ndaba!😢
@velivellicit1165
@velivellicit1165 Ай бұрын
Cc uyisilima esilimele funda ukulalela umuntu makekhuluma nawe pls.
@jabumaseko2198
@jabumaseko2198 Ай бұрын
Laze lalihlaza nali iphara lentombazana sies😮😮
@LuccyMasuku-nc2mk
@LuccyMasuku-nc2mk Ай бұрын
Cabanga uyahleka nje kanti i serious indaba ka bhuti
@TYELENGWEMlengana
@TYELENGWEMlengana Ай бұрын
Lentombazan ayimfanel lomjita
@NokuthulaYamkelwa
@NokuthulaYamkelwa Ай бұрын
Wayengazi umama wakhe I washoda nomuntu ozomeluleka
@lindiwendlovu3040
@lindiwendlovu3040 Ай бұрын
True, baswela iseluleko esihle. Apparently it was common practice in the past to cut off the male organ as it was easier for them. It was lack of understanding on their part. So sad. Sikufisela okuhle bro
@MaureenQwesha
@MaureenQwesha Ай бұрын
This gal is selfish she can't even listen she thought Lungi is just a gal who's in love with her boyfriend.
@prettycindi
@prettycindi Ай бұрын
Your girlfriends are jealous yoh 😭😂😂😂😂 not her saying “why ungifounela nentombazane lapho” 😭😂😂
@fikilezulu8852
@fikilezulu8852 Ай бұрын
Kwaze kwabhlungu Nkosi yami
@ThandekaMaphanga-o3d
@ThandekaMaphanga-o3d Ай бұрын
Kwabuhlungu Bhuti😩😢😢
@NokuthabaNcube-j7o
@NokuthabaNcube-j7o Ай бұрын
Yes ibuhlungu ngiyafisa to donate
@RashidaMussa-n5m
@RashidaMussa-n5m Ай бұрын
Andakhathazeka yini babengamyeki nento zakhe zombini😭😭
@MbongeniNzama
@MbongeniNzama Ай бұрын
That's very true. Basheshe bamkhethela lomfana imizwa yakhe ingalaykhombi idirection
@AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx
@AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx Ай бұрын
Kwakumele bangakunqumi ngoba kwakungakacaci ikuthi uzoba yin ima usukhulile
@KhunjiBotha
@KhunjiBotha Ай бұрын
Yes, umama wenza ngokweminqweno yakhe kanti imizwa yomntwana ayikho apho kubuhlungu 😢😢
@MabhedlaMdineka
@MabhedlaMdineka Ай бұрын
Lentombazane iyasangana ayiyazi yini le show yakwa Blaqlife tv
@SinethembaSithebe-d8s
@SinethembaSithebe-d8s Ай бұрын
Isphukuphuku mfethu EI locc
@ZakheleGoje
@ZakheleGoje 24 күн бұрын
Yini bazali kodwa musani ukuthathela abantwana iqumo bakithi uzosiza Kala mntaka ma❤
@bonganininja7064
@bonganininja7064 Ай бұрын
Wow nasi isilima sentombazana esingambuki u KZbin .😂😂😂
@SindiNdaba-s5i
@SindiNdaba-s5i Ай бұрын
Aay bakith labomaplazana😂😂abangz lutho
@NandiphaNyathi
@NandiphaNyathi 6 күн бұрын
Ngaze ngafisa ukuba single bengzozithathela ubhuti❤
@MbaliButhelezi-ln7zi
@MbaliButhelezi-ln7zi Ай бұрын
Ngaze ngabuhlungu ngawe bhuti,ngomusa kaThixo uzolithola usizo ukhohlwe ilesfebe sentombazane....usazofika umuntu ozokuthanda othi wena❤
@SabeloNdlovu-o9s
@SabeloNdlovu-o9s Ай бұрын
Sabazali ake sifundiseke ukuthi singathathi izinqumo masehlelwa inkinga kwakumele ingane ingaqgunywa kuze kuhlukaniseke imizwa yakhe ukuthi ifuna umuntu wesifazane noma umuntu wesilisa bese kuyasikwa okukodwa
@ElizabethNyandeni
@ElizabethNyandeni 27 күн бұрын
akuyona into ko cc obekangayilwela okusho kona ukuthi akamuyeke akulula kona kodwa xola bhuti uzilungise wena impilo iyachubeka yeka leslima sentombazane uyotshela abangane bakhe bt be strong God will always be on your side
@philanimlotshwa501
@philanimlotshwa501 Ай бұрын
Kumele engabe uyakuseka umuntu wakho bhuti kodwa instead uhlekisa ngawe manje lapho akhona useyakusaphaza... one day she will regret coz uzibona engcono yena
@ayandafezile9568
@ayandafezile9568 Ай бұрын
Mmm kwaze kwabuhlungu ngobhuti😢😢
@TidalRockefeller-xd8fs
@TidalRockefeller-xd8fs 11 күн бұрын
Mshefane vibes estolo... Lashintshi izwi
@PromiselDlongolo
@PromiselDlongolo 16 күн бұрын
Yoooooo aze ababhlungu amagama omfana nami angizenzanga ....yoookubhlungu
@AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx
@AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx Ай бұрын
I Wze wKhuluma ntombazNe awu understandi nge nkinga ka cc yoo uba bekuwuwena ubuzikwenza njan waze wanenhlulizio embi boo
@indiphilekhonzaphi872
@indiphilekhonzaphi872 Ай бұрын
Yhoo I'm so hurt, ndifunde lukhulu kule episode 😢
@indiphilekhonzaphi872
@indiphilekhonzaphi872 Ай бұрын
Please nimjonge ubhuti bcz uzocinga usisi uzoxelela abantu bendawo nechomi zakhe
@SibongiseniZuma-i8k
@SibongiseniZuma-i8k Ай бұрын
Blaq life TV vulani isikhwama kuphiswe something kukhona okungahlangana nakhu seshilo ukuthi kubo abanayo imali
@CynthiaZulu-q3x
@CynthiaZulu-q3x Ай бұрын
Usisi uthukile akakholwa unesikhwele kakhulu but akahlale phansi nomndeni wakhe bambize bakhulume
@NurseSylvia
@NurseSylvia Ай бұрын
Iskhwele sile phezulu nale challenge inkulu xem
@busikhoza7903
@busikhoza7903 Ай бұрын
Abazali mabafunde ukuthi balinde uma kinesiology esinje, bangenzi abakufunauo bona, banike umnikazi ithuba lokuzikhethela.
@dinnydee7576
@dinnydee7576 Ай бұрын
Lungstar caught it today shem... Your story is deep my brother , I think Dr's should have waited, once u are 18 and developed then allow him to make a decision. The girlfriend is unreasonable and likes the sound of her own voice too much 😢 listening skills is foreign to her .... I pray you find help and have reconstructive surgery
@JessyKhabonina-v4m
@JessyKhabonina-v4m 28 күн бұрын
Yhoo waze wangabi nenhlonipho bo loCc imbeko ayikho akakhulumi nakahle yingako lomntwana wabantu waysaba ukumtshela lenkinga anayo ngoba nathi sizwa indlela akhuluma ngayo yhooooo indoda ange🔥ke🔥🔥🔥🔥 ahlale nayo uyavutha
@KhumseLiqhwa
@KhumseLiqhwa 11 күн бұрын
Kwakungamele asikwe but uNkulunkulu owenza, sicela ithuba siDonate anisihlanganise noBhuti 😢😢😢😢😢😢😢
@SandileMadlala-lv9qo
@SandileMadlala-lv9qo Ай бұрын
Pain full 😢😢😢
@KhumseLiqhwa
@KhumseLiqhwa 11 күн бұрын
Ngaze ngaba buhlungu ngoBhuti uNkulunkulu amsize😢😢😢😢😢😢😢ngiyaqala ukukhala kanje
@LindiweMlambo-s7f
@LindiweMlambo-s7f Ай бұрын
Shem sengath ungasizakala yaz
@LumkaSambane
@LumkaSambane 17 күн бұрын
Eish bhuti wami ngathi uthembe umntu owrong ngenkinga yakho uzoyigcwalisa ilokishi lonke before kushona ilanga nje😢..phephisa sengathi ungaluthola usizo💔🥺
@GoodnessMbhele
@GoodnessMbhele 11 күн бұрын
Be strong Mfethu akuqali ngawe we love ❤ you
@ZaneleManzini-sc5eq
@ZaneleManzini-sc5eq Ай бұрын
Waze wangidina u cc yin enzima kuye ?
@thokozanithockzeeny4128
@thokozanithockzeeny4128 12 күн бұрын
Indlala ibangulaka. Wenziwaindlala locc ingakho anolaka olungaka😂😂😂
@ProudNyathi
@ProudNyathi Ай бұрын
Proud of you broe my God bless you
@NonhleShabalala-y7b
@NonhleShabalala-y7b Ай бұрын
HAMBA SATHANE UYOFA
@PrudenceZethu
@PrudenceZethu 21 күн бұрын
You're brave enough,,independent man,God allows a protective, powerful, provider...you already getting help, I trust South Africans ,Amen 🙏
@QamataShange
@QamataShange Ай бұрын
No comment. Inkinga lena ukuthanda intombi ehlanyayo nehluleka ukuzihlonipha aylaleli idelela no LUNGSTA wethu iyangicasula mina. Kodwake asidaliwe ngokufana sonke syagula emkhanda ukuthinje sigula ngeyndlela eyhlukene. Cha sandile wahlukumezeka ukuthi umzali afise ube intomvazana kanti uthixo wayedale indoda. Ngobake izinto ziyalungiseka kuzolunga and ngikufisela intombi ethobekile engenabo ubuskhotheni you desire a decent person hayi ingqondo yokulwa nomuntu ongamazi hai mina ngyahluleka. LUNGSTA hai skhokho uyabekezela mina bengizomkhahlela khona lana efonini. Balandelibe BLAQLIFE TV naze nabahle nginithanda nonke ngobuntu nobunkulunkulu benu naze nangichaza yazi yezwa❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤ LUNGSTA you are a star DADEWETHU uyayenza lento💘👋🙏🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
@kesariyano
@kesariyano Ай бұрын
Njani manje
@lucricia_mokgolo
@lucricia_mokgolo Ай бұрын
This is heartbreaking. 😢💔
@nokuthulagabisile
@nokuthulagabisile Ай бұрын
Kodwa awuhleki ngani weLungsta usuyintombi muva nje
@mbalenhlembalie4772
@mbalenhlembalie4772 Ай бұрын
Aike shame islima ngempela lesi sentombazane it looks like akayazi impilo lona mxm kodwa ke ngoba impilo ayidlali naye kukhona okuzomenza amazing omunyumuntu
@velamazibuko8413
@velamazibuko8413 Ай бұрын
Lowo cc akanazwelo sdalwa nje phuma kuye uzame ukulungisa isimo sakho uzame nokuxhumana noThuleleni tv ukuze uthole usizo, engingakusho ukuth awuwedwa sebebaningi abazithola bekulesimo,uJehova ukhona kuzolunga ncese 💔💔💔
@LindaDhladhla-o9p
@LindaDhladhla-o9p Ай бұрын
Ngaze ngabanuhlungu emoyeni ngivumelana nalaba abathi sinikele azosizakala
@PrincessThembelihleMahlaba
@PrincessThembelihleMahlaba Ай бұрын
😢😢😢😢😢 hawu lentombazane nkosiyami mmmmmmmmm bakithi ngeke bhuti Cc Lungsta plz syacela nimxhumanise noThuleleni TV uzosizakala of engafuni ukuvela bazomfihla futhi 😢😢😢😢😢😢😢😢 syacela Cc Lungsta bakithi😢😢😢😢😢😢😢
@MantombiNtuli-zu5lc
@MantombiNtuli-zu5lc 6 күн бұрын
Ave ephansi bakithi lobhuti locc akaqondi simo sakhe 😢💔😭
@MzwandileNgwazi
@MzwandileNgwazi Күн бұрын
Kuzwakala ngisho ivoice ukuty yisphukuphuku sesdakwa nje lesi salentombazane
@BongiweMazibuko-l5h
@BongiweMazibuko-l5h Ай бұрын
Waze wangidina untombo nobusathane udinga ukukhulekelwa yazi
@KhazmlaFunekaYiliwe
@KhazmlaFunekaYiliwe 21 күн бұрын
Bhut kuzolunga 'kukhonanye into emoyisayo Thixo,nawe uyoze uncede abanyengelinye ilanga❤❤❤❤❤
@ZamaTembe-p3n
@ZamaTembe-p3n Ай бұрын
Yooooo kubuhlung bhud wami nceseee. Kubuhlung ngoba awuzenzanga impilo asizikhetheli naye akalaz isusas lakhe limphathelen ezinganen zakhe
@DeliweNkosi-y2n
@DeliweNkosi-y2n Ай бұрын
Mfana wamudinga usizo ngokwezimali uyiqhawe uphumele obala ngalendaba enjena
@Khula99
@Khula99 Ай бұрын
Proud ngempela
@PhindileMakhubu-n7j
@PhindileMakhubu-n7j 16 күн бұрын
Akusiyintando yakho bhudi kuzolunga uzothola usizo😢😢uyabheda lo Cc akafuni nokulalela umthethowakhe uyagula ayazwakala
@MthobisiMakhoba-y4y
@MthobisiMakhoba-y4y Ай бұрын
Hawuuu wase eba kuhlaza kangaka lo cc kanti uphila kumuphi umhlaba uyayiqabukani lenkinga akanayo lobhuti ngoba akuqali ngaye into ekhona, ay uzwakala emdala nje nalo cc kulobhuti
@phiwaniphiwani6413
@phiwaniphiwani6413 21 күн бұрын
Bhut ngicela ungalahli ithembe futhi ubhalele ne thulelen nayo izokusiza Ube right naku blaq life tv
@bonniek-bikwayo8937
@bonniek-bikwayo8937 Ай бұрын
Even if we can donate R50 per person or less family that will be something. I know others can donate more than R50, please Good Family🙏
@PamelaSibanda-x2j
@PamelaSibanda-x2j Ай бұрын
Hey how are we going to donate 😢😢
@nompumelelo.ndlela
@nompumelelo.ndlela Ай бұрын
Kodwa odokotela baba nephutha kuyona yonke lento ,umkhethisa knjn umuntu one 6years kuth ukhetha kuphi💔💔
@evodiandumo4248
@evodiandumo4248 Ай бұрын
Lumstaropen an acc so that we can donate. How much is the operation. My heart is bleeding. Life is hard and unfair to otherr innocent pl
@siphonxcoo5044
@siphonxcoo5044 Ай бұрын
Something that I don't understand, when he choose gender, did they cut the male repro , because people keep on say donation donation, or he just choose the side , what happened, if was cut off it can be re applyed again and work proper ?????????
@PhakamileSibeko
@PhakamileSibeko Ай бұрын
Phephisa mfwethu akusiye umuntu wakho Lo rude kanje. This too shall pass
@mashiyamahlesp7942
@mashiyamahlesp7942 Ай бұрын
Hayi angeke bhudi, waze wakusiza wakuhlangula. Shiya phansi lesilima sentombazane engenayo i 'listening skill'. Cabanga nje, uyamdinga umuntu ozozwelana nawe hayi umuntu okwahlulela engakuzwanga nokuthi uthini. Yaze yangidumaza nayintombazane😢. Ungalilahli ithemba mfethu, sengathi ungasizakala.
@bhekanim7787
@bhekanim7787 Ай бұрын
Isithutha lenja yentombazane
@fikzololo
@fikzololo Ай бұрын
Kwakumele balinde esibhedlela bangasheshi bamsike I part until akhule base bayabona ukuthi ngiyiphi odominetayo ekuyiyona esabenzayo mina ngasebenza ngabo abantu abanye
@MzwandileNgwazi
@MzwandileNgwazi Күн бұрын
Kwabuhlungu,singaphonsa okuphonsekayo sizwe esimnyama sizameni ukusiza lobhuti omncane,asinalutho kona kepha uma singabambana singenza utho
@preciousjobe8285
@preciousjobe8285 18 күн бұрын
Xhm ngaze ngeva buhlungu 😰😰💔😭😭
@PamelaSibanda-x2j
@PamelaSibanda-x2j Ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu uma kuthiwa siyadonate sidonate kanjani😥😥
@ThobileMpontshane
@ThobileMpontshane 9 күн бұрын
We need part2 weLungsta
@StevenLothi
@StevenLothi Ай бұрын
Mayilekelelwe insiswa ibuhlungu lento from bopedi limpopo
@PatrickVuyaniBomvana
@PatrickVuyaniBomvana Ай бұрын
. Ubungakazs ulale nomuntu weslisa bhuti?
@LungileGoodness-q9t
@LungileGoodness-q9t Күн бұрын
Kodwa wazewawkhandashisa ucc and sezohamba eyfafaza kuymanje sebizabantu 😢😢😢😢😢Ncese bhutwm ngazengabhlungu💔
Chain Game Strong ⛓️
00:21
Anwar Jibawi
Рет қаралды 41 МЛН
1% vs 100% #beatbox #tiktok
01:10
BeatboxJCOP
Рет қаралды 67 МЛН
Sisize owesimame ejolelwa
30:03
King Zoso TV
Рет қаралды 208 М.
Inkomo yami ibolile, uMama nabakwethu bayazi ukuthi bangenzani..
1:29:39
ubhuti wami udlwengulaingane yami yomfana
24:29
THULELENI TV
Рет қаралды 44 М.
UGOGO UKHALA NGESIHLUKU KUBULAWA UNDODAKAZI WAKHE
26:31
THULELENI TV
Рет қаралды 43 М.