No video

SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngazilobola yajika yangigila indoda | S1 - EP63

  Рет қаралды 84,201

Blaqlife TV

Blaqlife TV

Күн бұрын

Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #truth #secret #sikhiphaizimfihlo

Пікірлер: 352
@user-vl6ud9lu4n
@user-vl6ud9lu4n 5 ай бұрын
Umshado Uma ungekho awukho ayikho into erongo lapho
@user-rl7er2qc8n
@user-rl7er2qc8n 5 ай бұрын
Noma umuntu ungamthanda kanjani ukuthi uzilobole kusasa uzokuthuka ngokuthi vele wazilobola
@happysgwebela8664
@happysgwebela8664 5 ай бұрын
Iqiniso elimsulwa
@amafanisa2446
@amafanisa2446 4 ай бұрын
Heyibo uyajika umuntu.
@lolondaba
@lolondaba 5 ай бұрын
Some things are better left unsaid.
@dimelihledimelihle5663
@dimelihledimelihle5663 13 күн бұрын
Indeed
@user-uc9mn9nj2l
@user-uc9mn9nj2l 5 ай бұрын
Asingawufosi umendo asamukele nje
@LungisaniMabaso-qe5pw
@LungisaniMabaso-qe5pw 4 ай бұрын
😂😂😂
@lindelaninzima2602
@lindelaninzima2602 5 ай бұрын
Phephisa kakhulu sisi 🙏🏽, kodwa ukuveza nokuvuma iphutha yikona okwenza umuntu abengcono futhi kunikana ukuthula. Iphutha lihlala emntwini. Thina abanye kwangathi sengeze samehlulela noma sihlekise ngenkinga yakhe ngoba ikusasa kalazilwa. Inxeba lendoda alihlekwa. Lohlelo lungifundise lukhulu mayelana nendlela yokusingatha izimfihlo nezinkinga zabanye abantu. We really have to be matured and learn to accept that life can challenge us in different ways, but never turn our backs on others or make fun of their problems.
@buyisiwenzima5639
@buyisiwenzima5639 5 ай бұрын
True that Veeeeeee
@salimmbaya1002
@salimmbaya1002 5 ай бұрын
Kodwa imali yadliwa ekhaya njee , yaphiwa bona abazali 😅
@dudumwelase6636
@dudumwelase6636 5 ай бұрын
😂😂😂😂
@nonhlanhlampungose9805
@nonhlanhlampungose9805 5 ай бұрын
😂😂😂 yaz
@user-el1jd8hu4h
@user-el1jd8hu4h 5 ай бұрын
Khuzeka😂😂😂😂😂
@ivykholofelomashao6527
@ivykholofelomashao6527 5 ай бұрын
😂😂😂
@tkbheje8876
@tkbheje8876 5 ай бұрын
Kodwa yaz ngempela.😂😂
@nonhlanhlambalizeemthembu3879
@nonhlanhlambalizeemthembu3879 5 ай бұрын
Divorce him or else uzokufaka ezikweletini
@sqothui3798
@sqothui3798 5 ай бұрын
Imikhuba yamaNurse most
@masivumavrey8098
@masivumavrey8098 5 ай бұрын
Suyithetha.
@PhumizilePhumy-dp5uu
@PhumizilePhumy-dp5uu 5 ай бұрын
Xem aya suffer makuza kwezothando mele nijwayele ulwandle neympophoma guys umsebenzi wenu fakelana isnyama
@zamasomhlaba9633
@zamasomhlaba9633 5 ай бұрын
Shumene kakhulu
@luyandatembe5150
@luyandatembe5150 5 ай бұрын
Ave anemikhuba ama nurse 😂😂 ngathi a desperate for uthando
@zamajobesithole2429
@zamajobesithole2429 5 ай бұрын
Very much true Cc laphoke uyishaya eskhonkosini mina nje njalo unyaka mawqala athi ngizoya kini December​ sengize ngahlanganisa u 50 namanje usaya ekhaya December inzima into yalomsebenzi yona@@PhumizilePhumy-dp5uu
@ubuhlebethongotv5347
@ubuhlebethongotv5347 5 ай бұрын
Ey ngaze ngamzwela umy sister kubhlungu kuzodlula dade 🙏🙏🙏
@user-jq4lz3wb1y
@user-jq4lz3wb1y 5 ай бұрын
Ngithanda inhlonipho yakho cc qhubeka idlozi nalo lizoxola
@londiwetoyanxumalo1477
@londiwetoyanxumalo1477 5 ай бұрын
Mhlampe uxoshwe ilona vele ngoba awukho lomshado, vele bese kuyisikhathi so kuvele kweqiniso
@user-ik1ts4rc6m
@user-ik1ts4rc6m 5 ай бұрын
Hai uboshiwe loyo usejele, I'm telling you, udadewabo uyamazi but uyafihla...
@TheOneWhoGotAway569
@TheOneWhoGotAway569 4 ай бұрын
Nami ngisho njalo
@phuthiphuthi9192
@phuthiphuthi9192 5 ай бұрын
At least wayisa ngakini imali kange alobole enyiNtombi
@nomzamomoloi1085
@nomzamomoloi1085 5 ай бұрын
😂😂😂😂 au ya yazi nibuye nisihlekise siyiCountry kungahlekisi
@thulelenimajola9830
@thulelenimajola9830 5 ай бұрын
Awuuu nkosi yami "Ngizoshonaphi mengilahlwa uwena" 😢😢
@tjngema8410
@tjngema8410 5 ай бұрын
Abantu abafunde ukuthi kunezinto okungafanele nhlobo bazenze, njengalamanyala enziwa yilodade. Ubaba uqinisile uma ethi noma engaxola yena kepha amathongo soze asixolela lesisenzo. Uma umuntu esakhishwa emsamo (eyogana) ayikho indlela yokumubuyisela kulowomsamo. Ngiyethemba ukuthi lamanyala owenzile azokufundisa isifundo nawe oyosidlulisela phambili, ufundise abanye.
@Matthew6thirty3
@Matthew6thirty3 5 ай бұрын
UJesu nguye yedwa inkosi nomsindisi...plz guys give your life to Jesus
@user-gp3iz7ux7x
@user-gp3iz7ux7x 5 ай бұрын
Oh Nkosi Jesu
@SiphamandlaSoke-ih8pl
@SiphamandlaSoke-ih8pl 5 ай бұрын
Ungenaphi ujesu kulendaba wazobheda nje
@Matthew6thirty3
@Matthew6thirty3 5 ай бұрын
@@SiphamandlaSoke-ih8pl uyangena na ke shame,ungena nakhulu swallow ur shallowness .JESUS CHRIST died for ur salvation and wishes that all men be saved .so sit down and a ceot the call to salvation uyeke I pride
@Matthew6thirty3
@Matthew6thirty3 5 ай бұрын
@@user-gp3iz7ux7x I urge you today to turn from darkness to light and from the power of Satan to God. I urge you to repent. I urge you to cry out to God to have mercy on you. If you place your trust in Jesus today and repent of your sins, you will receive forgiveness of sins and eternal life and will have the assurance of Heaven
@SiphamandlaSoke-ih8pl
@SiphamandlaSoke-ih8pl 5 ай бұрын
@@Matthew6thirty3 😂uyagula wena he died for your salvation not mine
@PrincessZulu-ip1gw
@PrincessZulu-ip1gw 5 ай бұрын
Niyawathanda amadoda bukanje manje amadlozi akujikele usungaze uzilobolo wena,hhay meni safa amantombazane niyanyanyisa nje,
@BenThobei
@BenThobei Ай бұрын
Umshado is a blessing if awutholi Unga wunyanzeli,bheka manje o nurse ngobushumane😢😢😢
@user-kc5ci3xv6e
@user-kc5ci3xv6e 5 ай бұрын
Uyisifundiswa uyasebenza awunankinga,unkulunkulu ukubusisile aweneliseki,kodwa nathi siyathanda ukufuna konke nalapho kungekho khona,,izinto zemishado,,izingane izibusiso ezivela kunkulunkulu kukhona kungekho kubuhlungu uma singakutholi kodwa isuke ikhona impilo aze unkulunkulu asbusise ngakho ngoba uyakwazi esikudingayo okwethu ukulinda.🙏🙏🙏🙏
@amb549
@amb549 5 ай бұрын
Sisi wam I hope you are not married in comunity with this guy. Uzokuklina lobhuti do your investigation sisi wam please. Uzobuya esithi uvelaphi kubani since Dec. UVule amehlo nengqondo dadethu.
@SisterRose-rt1um
@SisterRose-rt1um 5 ай бұрын
We learn from our mistakes hoping you learnt your lesson my darling ♥️♥️♥️♥️♥️
@siyabongamkhize6835
@siyabongamkhize6835 5 ай бұрын
Ey ukube losisi wavele wanika mina lemali 😢...ngabe sihleli kamnandi emzini wethu😊
@sihloniphilebhebhe3178
@sihloniphilebhebhe3178 4 ай бұрын
😂😂😂😂
@busisiwemakhabuthy7370
@busisiwemakhabuthy7370 5 ай бұрын
Cc thatha I transfer uhambe uyoqala kabusha kude nalendoda ngoba uzobuya akuphazamise empilweni, uyo divorce ngendlela, uthando luyakwenza uwenze amaphutha kodwa ke kulungile ke sale uphuma uthando lukhona yonke indawo.
@sakhilemnkandla9412
@sakhilemnkandla9412 5 ай бұрын
Jesu nisidelelisa ngamadoda nina😊
@ivykholofelomashao6527
@ivykholofelomashao6527 5 ай бұрын
Yazn😅
@user-qx4wq3hq6q
@user-qx4wq3hq6q 2 ай бұрын
ngilunge ngingashadile waze wazihlaza cc uyalayeka uyazihlaza
@NonhlanhlaCatala
@NonhlanhlaCatala 5 ай бұрын
Akuqali ngawe cc ncese mamaz lunjalo uthando ngyalwaz cc sithule nje Nathi kukhona okwasilahlekela ngenxa yothando phephisa cc q
@mfanisenichuene2564
@mfanisenichuene2564 5 ай бұрын
Stufuza yaze yabuhlungu lendaba, kodwa ngicabanga ukuthi ubaba usathukuthele kakhulu. Kufanele athole iskhathi uzowehlisa umoya. Ngathi kungamlungela usisi lapho.
@phindele
@phindele 5 ай бұрын
Omg izinto esizenzayo zimbi.
@edithmabote2730
@edithmabote2730 5 ай бұрын
Sibi isenzo kodwa kumele axolelwe
@phindele
@phindele 5 ай бұрын
@@edithmabote2730 ndiyavuma nam ,makaxolelwe
@user-uy1rz8et5n
@user-uy1rz8et5n 5 ай бұрын
😢😢😢😢uzoba strong ntombi wake wakubonaphi ukuthi uzilobole 😂😂😂wena bheka manje sekunjengenxa yakho😂
@ambrosezwane6218
@ambrosezwane6218 5 ай бұрын
Kodwa bayabhayiza osisi kwesinye iskhathi, lomuntu waqamba Amanga wathi uyasebenza kanti uyaganga, usafuna ukuzibophela kulowo msangano, empilweni uhlala ukuvuna okutshalile.
@user-ny7cj5lh3k
@user-ny7cj5lh3k 5 ай бұрын
I don't blame you sesi what you did was BC you love him he is a coward be brave sesi you still have life after all .
@gugulethundlovu5173
@gugulethundlovu5173 3 ай бұрын
Xola baba. Ingane yakho yonile.
@malusidlamini5267
@malusidlamini5267 5 ай бұрын
Lizoxoli dlozi uye nembuzi ekhaya uyoceli ntethelelo
@gertrudegerty7271
@gertrudegerty7271 5 ай бұрын
Ngaze ngamzwela ucc ngokuhlala wshadile ngisho umyeni engaziwa ukuthi ukuphi ngeke akwazi ukudivosa athole omunye 😢😢😢
@Matthew6thirty3
@Matthew6thirty3 5 ай бұрын
I urge you today to turn from darkness to light and from the power of Satan to God. I urge you to repent. I urge you to cry out to God to have mercy on you. If you place your trust in Jesus today and repent of your sins, you will receive forgiveness of sins and eternal life and will have the assurance of Heaven
@sheronmanganye4735
@sheronmanganye4735 5 ай бұрын
Ffffgff
@sheronmanganye4735
@sheronmanganye4735 5 ай бұрын
Ffffgff
@user-ei8ng2ui9x
@user-ei8ng2ui9x 5 ай бұрын
Ayikho inkinga la imali yadliwa yibo abazali😢😢
@HlengiweNxele2411
@HlengiweNxele2411 22 күн бұрын
Phela Stufuza kumele akhulume nobaba wakhe ngoba amalobolo phela akababa nje vele cc😊
@lehanatshotetsi9303
@lehanatshotetsi9303 5 ай бұрын
You deserved better mamaza ngafisa ukuba wawungowam hell amanye amdoda ayadlala ngabafazi banempumelelo phambili
@LunganiShozi-pz1cb
@LunganiShozi-pz1cb 3 ай бұрын
Yekan ukuzlobola webosis. Vele indoda ngeke kube nzima ukuthi ibaleke kuwe ngoba vele yon aylahlekelwanga lutho ngawe. Nisazobulawa i stress nina ngoba niyahlanya. Indoda mayikthanda noma ingasebenzi koda ngeke ihlulwe ukukgcina eduze kwayo ngale kokuthi wena uzbophezele kuyo.
@user-rl8jo6jo5p
@user-rl8jo6jo5p 5 ай бұрын
Ave unembuzo emihle Stufuza❤
@user-dt2uk6hi7m
@user-dt2uk6hi7m 5 ай бұрын
Hawu cc akulona ihlazo ukungashadi,ikuphi la ungangeni khona ngoba awshadile,shuùuu😮
@thandohnyawose234
@thandohnyawose234 5 ай бұрын
Unesbindi lomama, yaz inqwaba yonesi othisha namaphoyisa azilobolile lemnyango, abanye bayazihlawulela izingane, syayaz yonke lonto. Laba bayaluthenga uthando, kodwa asibajaji vele kade babedlala ngathi...
@PrincessZulu-ip1gw
@PrincessZulu-ip1gw 5 ай бұрын
Niyawathanda amadoda nizenizilobole ey and ayikho into ozoyithandaza ibuye indoda owazilobola wena nxah
@user-bp3zn6ti7n
@user-bp3zn6ti7n 5 ай бұрын
Yini u win lot yini😅
@GcinileMthethwa-ml3lg
@GcinileMthethwa-ml3lg 5 ай бұрын
Ncese cc wami kuzodlula❤❤
@sfisombelu3624
@sfisombelu3624 5 ай бұрын
"Hhay suka yini oyibongayo"😂
@NokwandaMdlalose-ji2ry
@NokwandaMdlalose-ji2ry 5 ай бұрын
Yooooo the way ubaba anokujabula ngakhona 😥😥😥😥😥😥😥😥Ey ngob siyabaphoxa abazali eish
@thembeka592
@thembeka592 5 ай бұрын
Ngithanda ukuzisola nokuzithoba kwakho
@VuyiswaMbatha
@VuyiswaMbatha 6 күн бұрын
Kodwa I Black life bekmele ingene Kwi DS Manje🙇🙇 ziningi iyfundo Lana n abanye Abantu abayazi😔
@BKMO-m2f
@BKMO-m2f 5 ай бұрын
Uthando alunamehlo nxese dadewethu
@Njoko31
@Njoko31 5 ай бұрын
Phephisa dadewethu eish uthando luyasival imqondo😢eish
@buyisilemajozi2194
@buyisilemajozi2194 5 ай бұрын
Akuwona wonke umuntu okumele bashade , kuhle ukwamukela isimo,❤ ubaba uyakuthanda Cc, inkinga umuqhathe neZwe loMoya abangasekho ngokwe Nyama
@user-hg4ej7mg8j
@user-hg4ej7mg8j 3 ай бұрын
Mtanami ubambi lotto yin , wangilobolela kahle lowomkhwenyana😂😂😂.kodwa bazoquleka abazali bethu. Yini ungexi emndenin wskhetha ukuya wobani labo woblasted😂😂😂😂🎉
@user-cu7bd9nu2f
@user-cu7bd9nu2f 4 ай бұрын
Jesu sithethelele thina ma Nurse ngangithi asafa lawa manurse ai niyayidlisa team nina
@user-cn5uw5su9f
@user-cn5uw5su9f 4 ай бұрын
😂😂😂
@mpumempumelelo5347
@mpumempumelelo5347 5 ай бұрын
Kuzolung Ss wonke umuntu unephutha lakhe afunda ngalo nath siyafunda ngephutha lakho SS🙏🙏
@-Mbobha
@-Mbobha 5 ай бұрын
Ngiyakuthanda baba .....hambo yofa.....stress Shem esihlasele ubaba but sis ngithanda isibindi sakhp
@user-tg1rp5ie4z
@user-tg1rp5ie4z 5 ай бұрын
Ngiyalithanda iqinisolakho sisi kodw yena ubaba usezehlisa umoya ❤
@bhekisisamthembu4592
@bhekisisamthembu4592 5 ай бұрын
Akahambe ayofa haibo lobaba14:12 😅😅😅
@luyandatembe5150
@luyandatembe5150 5 ай бұрын
Awuuu mntanami ubambi lotto yini 😂😂 ngaze ngamthanda ubaba
@sabelomzwandile3672
@sabelomzwandile3672 5 ай бұрын
Indoda lobaba hamba uyofa nami ngifuna ukuba yindoda enje😂😂😂😅
@BonisiweNdebele
@BonisiweNdebele 4 ай бұрын
Mawungiphiwanga umshado awuphiwanga ungaphoqi
@nokukhanyanokubonga154
@nokukhanyanokubonga154 5 ай бұрын
Haaaa kant ama Nurse azilobola ngempela ngangit amanga
@SfisoBlessuse
@SfisoBlessuse 5 ай бұрын
Ngithanda iqiniso kusisi lizomkhulula. Abaphilayo mabemxolela namamadlozi angamwolela ngoba nabo ngabntu umehluko ukuthi sebephila kwelikamoya futhi nabo akhona amaphutha abahamba bewenzile uthole abanye sebefuna ukushwelezelwa bengakutholi ukuphmula.ipmilo yabalele iyafana neyabaphilayo ukube ayifani ngabe ababuyi bezocela ukuxolisewla la abahamba bone khona baxolisela yithi esiphila la kwamhlaba nabo bazomxolela
@nosiphomgeni4242
@nosiphomgeni4242 3 ай бұрын
Ow cc uxolo, sonke siyawenza amaphutha phephisa kuzodluleka ❤
@user-ip1uv4vt2z
@user-ip1uv4vt2z 5 ай бұрын
Noma ngingangashada akusenani kulungili abantu bangibize ngomendo ziyashiya
@user-kd5jg6jx5w
@user-kd5jg6jx5w 3 ай бұрын
Inkinga ukufisa into okungeyona eyakho kwakumele uthathe leyomali uthenge umuzi wakho udlale nabantwana bakho ngoba uyasebenza ungafisi into yomunye umuntu yamukela okuphiwe uNkulunkulu
@user-bq1ez3dq5p
@user-bq1ez3dq5p 3 ай бұрын
Mhhhj baba khulula inhliziyo yakho uphinde uyomshwelezela kwabaphansi umxolisele ngoba okgcineni igazi lakho leli umtanakho lona
@KanyopotelwaKanyopotelwa
@KanyopotelwaKanyopotelwa 5 ай бұрын
Some Man's Blessed yhaz,Wish I Can get such Luck also
@user-cr5ku3ik9k
@user-cr5ku3ik9k 5 ай бұрын
Amathanga ahlanzela abangenamabhondwe kodwa thando awuboni ..
@khumbukhumbu5226
@khumbukhumbu5226 13 күн бұрын
Even the devil's cabinet is confused
@NellyMnyandu-yl1lm
@NellyMnyandu-yl1lm 5 ай бұрын
izinto esizenzayo egameni lothando...phephisa sisi kunzima la ngaphandle
@abigaildlamini7921
@abigaildlamini7921 5 ай бұрын
Sorry Dade kubuhlungu kona kuzodlula yima isibindi ujehova uzoma mawe ngoba uzilahlile kuye a wavuma isono sakho❤❤
@user-qx4wq3hq6q
@user-qx4wq3hq6q 2 ай бұрын
Hlambe wemka nezukhukhula umkhwenyani sisi wenawawuzilobolelani
@fisanizondi951
@fisanizondi951 5 ай бұрын
Ubaba makangakhali kakhulu ngoba imali yamalobolo yaphuma endodakazini yangena ekhaya ayiphumelanga ngaphandle yenza usiko lwamasulumane umnotho urawnda emndenini,mxoleleni ugel shwele
@nombusoyaka4965
@nombusoyaka4965 5 ай бұрын
Ayibo ama India aganana odwa yini kanti
@NontshumayeloNancy
@NontshumayeloNancy 4 ай бұрын
As long ungazange ulobole yena kungcono ngoba imali yadliwa kini
@BUSISIWECELE-dd9dv
@BUSISIWECELE-dd9dv 4 ай бұрын
Ngamane ngigugele emjondolo soze yoooo ncono ngoba abazali basakhona bazokuxolisela emadlozini uthenge islwane cc uxolise inzima indaba yedlozi
@AngalKhoza
@AngalKhoza 5 ай бұрын
😂😂ubambe ilotto yini
@nombalimbewana1647
@nombalimbewana1647 2 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂
@faraipise3088
@faraipise3088 4 ай бұрын
Kungani u cc angayi emaphoyiseni a reporte umyeni wakhe as a missing person. Unyamalele for how long has he been missing. Am sure u cc has learnt her lesson
@nomsaprimerose332
@nomsaprimerose332 5 ай бұрын
Udala umkhokha uma uzilobola yingakho ekushiyile lomuntu ubonile ukuthi awuhlakaniphanga
@MoralityNgwenya
@MoralityNgwenya 5 ай бұрын
Baningi abantu abenza amaphutha ngothando nje kuphela ,kodwa ekugcineni imfihlo iyavela phephisa mtase kuzolunga,divorce nje before akufaka ezikweledini
@user-ls9wr1hd8l
@user-ls9wr1hd8l 5 ай бұрын
Ngyamaz wangilobolela kahle kabi lowo mkhwenyan mhh😢😢😢😢😢😢😢
@mthunzinkwanyana9353
@mthunzinkwanyana9353 4 ай бұрын
Ubaba akehlise moya noma kunzima Kod baba cela aqaphele amagama awakhipha kumntanakhe angalawulwa ubuhlungu Yena akaqoqe umnden ebese eyabika nakwabalele Usisi ahawule lesenzo
@nokuthulakleinhans542
@nokuthulakleinhans542 5 ай бұрын
Kuphi kubo kanti 😢iya kubo
@nonhlanhlambalizeemthembu3879
@nonhlanhlambalizeemthembu3879 5 ай бұрын
Phephisa dali❤
@user-wy4rb6ql5c
@user-wy4rb6ql5c 4 ай бұрын
Ow Xolo cc wam into ezenzekayo ezi nakwabanye .uthando luyasifaka ezintweni and nabazali bethu soloko besixelela ngabanye abasijongisa kubo
@NoxoloManqele
@NoxoloManqele 5 ай бұрын
Ama nurse awafun ukuyiyeka lento yawo😂
@user-re7oq7vl6u
@user-re7oq7vl6u 4 ай бұрын
Imikhuba yabo labo. Ubathola bafake ama ring bonke ngathi bashadile kanti lutho. hey futhi ama nurse
@BongephiweMkhwanazi-tw3xz
@BongephiweMkhwanazi-tw3xz 5 ай бұрын
Ubaba uyangihlekisa uthi uyamxolela khona lapho akamfuni umabuya mendweni akahambe eyofa futhi muphi umendo ngoba wazilobola nedlozi liyakwazi lokho
@zanokuhlezanokuhle9911
@zanokuhlezanokuhle9911 5 ай бұрын
Ei emhlabeni kumnandi 😂😂😂
@nokthulakamgabhi891
@nokthulakamgabhi891 4 ай бұрын
Haw kodwa nawo amaNurse ngiyawajaja
@GladwellKwezi-uq1so
@GladwellKwezi-uq1so 3 ай бұрын
Kwabuhlungu ke ngoku but I understand kutshisa mpepho ayikokudlala kodwa makamxolele yhini
@nomdakazana09
@nomdakazana09 5 ай бұрын
Can you guys please stop comparing Lungsta and Stufuza🥺
@VatiswaNdzo
@VatiswaNdzo 4 ай бұрын
Tell them i hate it too ppl will never be the same they do things differently .
@user-lu8yb5zo7w
@user-lu8yb5zo7w 3 ай бұрын
I dlozi seliyakushaya mah kodwa ngoba iphutha lakho usuyalibona futhi uzolilungisa kuzolunga
@user-ip8mm7sb8q
@user-ip8mm7sb8q 5 ай бұрын
Amadlozi angabantu phela nawo azoxola bakithi kungcono vele yayiya ekhaya leyomali😊
@ZonkeDlokweni
@ZonkeDlokweni 4 ай бұрын
Goduka cc uyolungisa lowenu kamnandi uyaphangela uxolise emadlozini zizo ezibangele Uba zingalungi into zakho
@user-rl8jo6jo5p
@user-rl8jo6jo5p 5 ай бұрын
Kwanzima engat ngabaryt sisi
@musangobese1815
@musangobese1815 2 ай бұрын
Akukho indoda engangilahlisa ibazali bami or ingane zami ngisho ngabe inesende legolide never nina nisonela abadoda ngoba niwadizela bakufundise kanzima wena uthenga isende hhy inkingale but sethembe ufundele ingomusooo ngke kukuphind
@boitumelommushi6788
@boitumelommushi6788 5 ай бұрын
Mara ubaba akakhulumi kahle
@kholiswamzayifani
@kholiswamzayifani 3 ай бұрын
I wish your parents should understand your situation, I don't know but with me I wasn't feel that much,mistakes do happen n and here there's no life lost and she's telling the reason why she did that, and even this money was given to her parents not to husbands side , just keep on praying anything is possible with God and God is good all the time, I wish u good luck
@user-lk2ou4yw8r
@user-lk2ou4yw8r 3 ай бұрын
😂😂 wazikhokhela cc 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@jabunkosi451
@jabunkosi451 18 күн бұрын
Umshado isipho uma ungawutholanga yamukela ilikho icala lapho kodwa niyayidlisa item bantubesifazane
Mmusi Maimane Explains why Floyd Shivambu left the EFF
18:38
Whicob News
Рет қаралды 33 М.
Look at two different videos 😁 @karina-kola
00:11
Andrey Grechka
Рет қаралды 15 МЛН
黑天使遇到什么了?#short #angel #clown
00:34
Super Beauty team
Рет қаралды 45 МЛН
My Cheetos🍕PIZZA #cooking #shorts
00:43
BANKII
Рет қаралды 27 МЛН
SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngafaka umkakho 'ILUMBO' | S1 - EP9
18:40
Blaqlife TV
Рет қаралды 158 М.
NGATHI AKADLE INKOMO KUPHELA ANGANGIBULALI
47:51
THULELENI TV
Рет қаралды 388 М.
SIKHIPHA IZIMFIHLO | Umyeni wami wamithisa ingane yethu | S1 - EP49
15:33
Look at two different videos 😁 @karina-kola
00:11
Andrey Grechka
Рет қаралды 15 МЛН