SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ugogo uyangithakathisa sengikhathele | S1 - EP134

  Рет қаралды 132,756

Blaqlife TV

Blaqlife TV

Күн бұрын

Пікірлер: 470
@ntombienhlemahlaba8368
@ntombienhlemahlaba8368 6 ай бұрын
Mina ngibona kungcono nifihle Kwa izwi lomuntu ngoba kungayibeka impilo yomuntu engcupheni,ngoba ngokufihla ubuso bomuntu,kodwa isiqu Kanye nezwi kungalandeleka buye sekugaguleke nendawo umuntu ahlala kuyo,kungadala enkulu ingozi nasemphakathini nje,Blaq life wethu❤ Hamba Kahle Stufuza wethu,uJehova akufihle nakho konke okwengamele kuze Kube uyabuya futhi,uyathandwa yithi👑💫😇
@AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx
@AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx 6 ай бұрын
Uhambe kakuhle cc Stufuza ngikufisela Inhlamhla nomuntu omusha.❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉 congratulations to a new baby born
@NiveDMND
@NiveDMND 6 ай бұрын
Noba bangafa bonke abantu aba confess into ezinje,bafuna utshiswa qha,abantu abahluphekayo ngenxa ykhe uthini ngabo hay andibaveli tuuu mna
@nokuthulamncwabe1284
@nokuthulamncwabe1284 6 ай бұрын
Lapho Kade enqabile ukusho ukuth usuka kuphi wamphoqa u Stufuza😢
@siphothango9857
@siphothango9857 6 ай бұрын
😂😂😂😂 yah​@@NiveDMND
@busisiwezulu7200
@busisiwezulu7200 6 ай бұрын
Ja Nami ngithi abafihlwe because even voice okwaziyo uyezwa. Lezinhlelo ziyafundisa kakhulu asfuni abantu bayeke. Namhlanje ngifunda ukubaluleka kokthandaza noklalela umoyo ngcwele nokuthi umcele akvikele akbiyele against Mina nangiphiwa omunye uzakwethu kungavumi ngidle ngilokhu ngifihla kanti uzokbona one day wadinwa ngathi ngisuke ngisuthi lodwa ngoba alboli bengsazodla. Kanti vele wayenenhlixoyo egobile.
@FezekaLuhabe-ms6ei
@FezekaLuhabe-ms6ei 6 ай бұрын
May these kids be delivered in Jesus Mighty Name. May it go back to the sender in Jesus Mighty Name.
@makhautaselai3004
@makhautaselai3004 6 ай бұрын
Amen
@portiakhumalo2519
@portiakhumalo2519 6 ай бұрын
Amen
@Mihla-o3m
@Mihla-o3m 6 ай бұрын
Awume nawe ngalo Jesu ongekho
@NkosibonileNgwane
@NkosibonileNgwane 6 ай бұрын
​@@Mihla-o3m😂😂😂kancane kancane Jesus name aiiii
@FezekaLuhabe-ms6ei
@FezekaLuhabe-ms6ei 6 ай бұрын
@@Mihla-o3m I'm not apologetic about my Jesus. If this Name is burning you so shall it be in Jesus Mighty Name. Phela Lina mandla leli gama liguqisa yonke imimoya. May those spirits bow in Jesus Mighty Name I declare Amen.
@CorneliaMMakatile
@CorneliaMMakatile 6 ай бұрын
Wangikhalisa nangu umtwana 😢God please protect this child ❤and let's keep her in our prayers,Merciful God please heal all those innocent souls dey cursed in Jesus's name AMEN ❤❤
@LindaNonjakazi
@LindaNonjakazi 6 ай бұрын
Hee yaze yabuhlungu nantsinto hayi andikwazanga ungakhali nam sendikhaliswa ngumntana lo ukhala okwakhe sisenzo asenziswe ngugogo
@NelisiweZondi-ue4sr
@NelisiweZondi-ue4sr 6 ай бұрын
Ukugangisa ingane logogo ukhohlakele kakhulu ayigadwelengane
@NcuhNyashengi
@NcuhNyashengi 6 ай бұрын
Aw Nkosi yam yaze yangikhalisa ingane😢
@Nomathamsanqa-jn9tj
@Nomathamsanqa-jn9tj 6 ай бұрын
Ngizibambe ngeenkophe izinyembezi ngizwa ubuhlungu kodwa ngiyayibulela lengane iphume eshashalazini ikhulume ngento eyidlayo ngiyathemba nonkulunkulu seyithethelele ❤
@gloriambesi8877
@gloriambesi8877 6 ай бұрын
I love this channel is opening our minds mara yhooo ezinye izinto are scaring
@lucillenkojoana5854
@lucillenkojoana5854 6 ай бұрын
My grandmother used to warn us about rich people. She used to beat us for visiting or bringing anything from anyone, now I know .
@NothandoMalunga
@NothandoMalunga 6 ай бұрын
Moya ongcwele phakamisa isandla sakho phezu kwabantwana bethu babiyele ngomlilo wasekhaya ezulwini bafihle egazini lakho sandla sakho asifinyeziwe ukuba sisindise yelula isandla sakho baba namanje phezu kwezimpilo zethu nabantwana bethu asilutho ngaphandle kwakho mdala wezinsuku sbiyele baba singabantwana bakho💔😭😭😭
@SibusisoNyembe-gb6rp
@SibusisoNyembe-gb6rp 6 ай бұрын
Eish siyabonga Ndodakazi ukuthi uveze u Gogo obala , unkulunkulu akubusise
@thulisiwenkasa7634
@thulisiwenkasa7634 6 ай бұрын
Yaze yangikhalisa ingane especially esethi ubaba ungakhali ndodakazi uyigugu lami❤
@mangosejulia4565
@mangosejulia4565 6 ай бұрын
Uhambe kahle stufuza uthixo abenawe ukhululeke Kahle kulesipho osithwele ❤uthixo akugcine
@SmangeleMathenjwa
@SmangeleMathenjwa 6 ай бұрын
Uthenge intombi enhle njengawe makoti wami stufu🎉🎉🎉
@thembimoetanalo6685
@thembimoetanalo6685 6 ай бұрын
Ngaze ngezwa ubuhlungu yilolu daba,ingane zethu aziphephanga langaphandle ,may God protect our children
@claudiamakhathini7515
@claudiamakhathini7515 6 ай бұрын
Sibonga ubaba umzwile usisi...sengathi ingalungseka indaba yasekhaya. Stufuza I'll miss u xem,sengath konke kungahamba kahle. Niphephe noShanoz❤
@pinkymasesi2293
@pinkymasesi2293 6 ай бұрын
Zavele zehla izinyembezi Uma ngizwa ingane ikhala incenga ubaba wayo ukuthi angamshayi😭😭
@Luyanda-sz2qv
@Luyanda-sz2qv 6 ай бұрын
😢😢😢
@NokuthulaMbatha-lv5bi
@NokuthulaMbatha-lv5bi 6 ай бұрын
Awu Thixo ngenelela Simakade ngengane zethu zifihle Baba
@ntombyShakes
@ntombyShakes 6 ай бұрын
Siyawucela cc upart 2 kunzima oludaba lwalengane.wanga uThixo angamkhusela anfihle kumaphiko akhe abanzi.wish u all the best cc afike Kahle emhlabeni umntu omtsha❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉
@JB_maNdlovu
@JB_maNdlovu 6 ай бұрын
Awu bakithi sekuthi "baba ngyacela ungangishayi😢😢😢"
@mhlengimaduma9795
@mhlengimaduma9795 6 ай бұрын
Nkosi yami kanti lomhlaba unjani nasi isono, thanks ndodakazi ukushaywa unembeza,sengathi u Nkulunkulu engakufaka ngaphansi kophiko lwakhe 🙏🙏
@PraxcedisNkiwane
@PraxcedisNkiwane 6 ай бұрын
Umuhle Stufuza ugqoke kahle❤
@thandogumede4425
@thandogumede4425 6 ай бұрын
Yaze yangikhalisa ingane. Joah this is so sad... Lord protect her
@NosimoNtabeni
@NosimoNtabeni 6 ай бұрын
Wooow Stufuza ngiyakubongela u Nkulunkulu abenawe sthandwa ,my God help this child bantu ❤❤❤
@saneleradebe5820
@saneleradebe5820 6 ай бұрын
Yoooh ay ukhohlakele Logogo 💔💔
@NtokozoPearlKhaula-et3vi
@NtokozoPearlKhaula-et3vi 6 ай бұрын
May Almighty God protect this young gal.She shall be covered in blood of Jesus Christ of Nazareth 🙏.
@bhojoh777
@bhojoh777 6 ай бұрын
Nam yileyonto engiyithandazelayo kuJehova. Exposing such things require the blood of Christ to cloak a person. May she be freed, protected and blessed for her brave effort.
@zamangwazi369
@zamangwazi369 6 ай бұрын
Amen
@busisiwesithebe4276
@busisiwesithebe4276 6 ай бұрын
Yhooo ndaze ndane wari ngalo mntwana, serious mabafihlwe abantu namazwi abo especially in cases like this. I May the good Lord continue to protect you and the baby Stufuu wethu uze ubuye. Love you girl.
@nomathembangcobo8902
@nomathembangcobo8902 6 ай бұрын
ngiyakubongela esiphweni unkulunkulu akuphe sona indlela othandeka ngayo ngine sure ingane yakho uzoyikhulisa kahle ngiyakuthanda uluphatha kahle uhlelo futhi awujajani umenza akhululeke umuntu 🥰🥰
@NokwandaZulu-od8jg
@NokwandaZulu-od8jg 6 ай бұрын
Hamba kahla ndodakazi uNkulunkulu akuphumelelise kahle nibuye niphephile nobabili nomuntu omusha🎉😘
@sbusisolawrence3553
@sbusisolawrence3553 6 ай бұрын
Siyabonga Stufuza uNkulunkulu Abe nawe,u deliver kahle without any problem. Lwaze lwanzima udaba lwendodakazi hhey 💔💔💔
@ThandiMaseko-g1t
@ThandiMaseko-g1t 5 ай бұрын
Siyabonga mtanamii, ugogo.ungumthakathi.ungavumii uku. chubeka. nobuthakkathii. Abay shise lento.yandisa. ufuzo olubi.ikusasa labantwana.
@PhindileKhumalo-mb5wr
@PhindileKhumalo-mb5wr 6 ай бұрын
Jehova hlenga abantwana bethu,kuyanda kuningi eNewcastle
@nomzamomoloi1085
@nomzamomoloi1085 6 ай бұрын
Lento yokuthi ningazikholwa izingane bazali ayikho ryt😢 uWrong loBaba ngikungakholwa ingane, May the fire of God consume the grandmother until she got delivered eGameni likaJesu. Amen
@thokozanimaphanga326
@thokozanimaphanga326 6 ай бұрын
Syabonga kakhulu kwi Blaqlife kanye nabasebenzi oStufuza, no Lungstar kuningi esikufundile kuloluhlelo, safunda nokuthi siziphathe kanjani, engathi uNkulunkulu ngaba nani, avikele ugirl amlungise nenqgondo yakhe, aphinde abenabo bewumndeni. Stufuza sizokukhumbula uhlale kahle nesipho sakho.
@thombinxumalo3336
@thombinxumalo3336 6 ай бұрын
engath kungahamba kahle konke Ntombi, afike kahle umuntu omusha
@Gcinaphi-gs6fn
@Gcinaphi-gs6fn 4 ай бұрын
Yoooh uyabono Gogo .... Kunjabula abano Gogo abalungile... Natsi ngemabhadi ngenxa yento ebiziwa ngo Gogo
@PhiliMbele
@PhiliMbele 6 ай бұрын
Mmm kwanzim nami ngiyasola nm bangenza njalo😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢
@guguhlophe7954
@guguhlophe7954 6 ай бұрын
Umuntu othwele ngimnyanyela khona lokhu bayathakatha futh bathakathise neyngane zabo
@pawemhlana1960
@pawemhlana1960 4 ай бұрын
Nami lo mama ndandihlala naye wandishiyela ubuthakathi manje ngilqwa yimfene ifika ebusuku ngo 02:00am iyangigqiba amandla Uma ndilele😢😢
@Phumeza215
@Phumeza215 6 ай бұрын
Hau kodwa bakith ubaba❤❤❤. UThixo akayifihle lengane
@temanyisamatsenjwa5476
@temanyisamatsenjwa5476 6 ай бұрын
Ncoooow the last words kaBaba just filled my eyes with tears🥺😭
@JuliaGogela
@JuliaGogela 6 ай бұрын
Heeee kodwa Nkosi nami ngiyasola ngathi bathatha incwadi Yami eskolweni bangithakatha ngathi after ngiboleke omunye umngani incwadi after lapho kwamnyama kimi🤔🤔🤔
@leratoolifant1988
@leratoolifant1988 6 ай бұрын
Mlande and tell her/him what you in Blaqlife. Sithobe Uma ukhuluma naye mhlaumbe angaku zwela.
@NondumisoMngadi-om5lg
@NondumisoMngadi-om5lg 6 ай бұрын
Wamuhle Stufuza syakthanda ngathi ungaphumelela kahle ohambweni lwakho,ubuye uphephile futhi nesipho sethu❤️
@JabuMkhize-ls6xi
@JabuMkhize-ls6xi 6 ай бұрын
Uhambe kahle Stufuza ❤sizokukhumbula nohleko lwakho
@kholiswamzayifani
@kholiswamzayifani 6 ай бұрын
Yhooooo I feel sorry 4 this child she's so hurt but really she had no choice, i hope God is gonna help her, God is good all the time
@thembiprudence4858
@thembiprudence4858 6 ай бұрын
Sikuthanda into ende stufuza uzoyophumula uthi ukumkhulisa bese ubuya uyosithola sikulindile❤❤❤❤❤
@slindilesibiya-zwide5586
@slindilesibiya-zwide5586 6 ай бұрын
Syabonga Stufuza uNkulunkulu anibiyele ngeskhathi esifanele sokufika kuka Nana, yaze yabhlungu indaba yezingane zabantu angisakhali kanje buye ngyazitetemela sdalo 😢
@ntombifuthingubo4855
@ntombifuthingubo4855 6 ай бұрын
Yaz sengibona nokwanda kwamaPhara yiyo lento eyenziwa ezinganeni manje.
@aphilemvelwenhle
@aphilemvelwenhle 6 ай бұрын
Impilo zethu 😢😢😢
@hlalenkosinilessley4992
@hlalenkosinilessley4992 6 ай бұрын
Madoda asihlaleni kuThixo 🙏🤞
@ThembiTlady
@ThembiTlady 6 ай бұрын
Lobaba uyaziphikisa uyazi ekhaya bayaganga uthi usathane zimu🤣🤣🤣 bakithi kubuhlungu uthi izinto enizenza eskoleni
@siphiwe7
@siphiwe7 6 ай бұрын
Ngenelela Mkhul' omkhulu wabokhokho nabokhokhokazi, ngenelela Mvelinqangi 😢 usindise isizwe esinsundu 🙌
@ThandekaMgube
@ThandekaMgube 6 ай бұрын
Uhambekahle Stufuza wethu❤❤❤❤singahlukaniswake ilesipho oyosamukela
@preciousnoko6621
@preciousnoko6621 6 ай бұрын
Uhambe kahle Stufuza siyakubongela ngesipho esihle osiphiweyo ngumdali❤❤
@JujuDlamini-k4z
@JujuDlamini-k4z 6 ай бұрын
All the best Stufuzaarh uNkulunkulu Abe nawe konke kukuhambele kahle,eyalengane indaba inzima futhi ijulile kakhulu,let's pray ukuthi kube nendlela yokuthi ugogo engazi ukuthi umzukulu useyokhiphile lemfihlo kuze kube ukuthi ubaba uyafika ekhaya ludingidwe loludaba ey lunzima.
@KhanyisaniMkhize-r7z
@KhanyisaniMkhize-r7z 6 ай бұрын
Shweele nkosyami nami mhlambe ngaloywa ngoba primary ngangshaya topten high school ngaphupha
@VeliswaMa
@VeliswaMa 6 ай бұрын
Eyi wena.
@LizwiNgubo-xh1cz
@LizwiNgubo-xh1cz 6 ай бұрын
Ave kunzima emhlabeni
@pinkymasesi2293
@pinkymasesi2293 6 ай бұрын
Phumule kahle stufuza konke kuhambe kahle ibuye sizokukhumbula ntombi kamaGwabe❤❤❤
@SibongileMagwanyana
@SibongileMagwanyana 6 ай бұрын
Uhambe kahle ntombazane uNkulunkulu akubusise❤❤
@Nolitha-th9qu
@Nolitha-th9qu 6 ай бұрын
Love you stufuza❤❤ nesipho sakho ophiwe sona😍😍😍
@shirleyerly1988
@shirleyerly1988 6 ай бұрын
NKULUNKULU akubusise Stufuza❤❤🎉
@sthegodsworth4626
@sthegodsworth4626 28 күн бұрын
😭😭 Ngaze ngadabuka sisi wami, uNkulunkulu akuvikel. Bengithi Lesthwalo sagogo wakho sizokuxabanisa noBaba wakho
@NonhlanhlaCatala
@NonhlanhlaCatala 6 ай бұрын
Eyeeeeeeen smakade waze wayifundisa logogo lengane ubusathane Waze wabola mntomdala uyanyanyisa nje kuboliwe emhlabeni ngyazisa ngabazukulu bami💔😭
@PearlTarjanne
@PearlTarjanne 5 күн бұрын
My baby you did the right thing exposing Gogo, I don’t judge you because you are a child and were never supposed to be used for evil purposes! Greed is such an evil thing, God punish you Gogo, Hawu stealing children’s lives, who do you think you are ( God)??? God is coming for you 🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
@nkosinganindlovu4702
@nkosinganindlovu4702 6 ай бұрын
Ndlelanhle sengathi ungaphumelela kahle ntombi uzokhumbuleka❤❤❤
@NkosibonileNgwane
@NkosibonileNgwane 6 ай бұрын
Asiyekeni ukuthwala nobufebe siphileni impilo unkulunkulu asipheyona😢ngoba ukuthwala ama results wakho ukukhala.
@busiradebe315
@busiradebe315 6 ай бұрын
We love u Stufuzaaah 🎉❤ congratulations
@NellarMothibe
@NellarMothibe 6 ай бұрын
Mara Stufuza why don't you temper their voice, i don't know what they call it coz now I've recognised the ladies voice
@zamamabaso9900
@zamamabaso9900 20 күн бұрын
Uyamaz wena?
@zamamabaso9900
@zamamabaso9900 20 күн бұрын
Uyamaz locc?
@AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx
@AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx 6 ай бұрын
❤❤❤❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉🎉🎉 congratulations have a nice journey with a new baby born❤❤❤❤❤❤❤❤❤ngikufis3l okuhle cc Stufuza
@bonginala8461
@bonginala8461 6 ай бұрын
Hey kunengane eyayiintshontsha njalo ama esesize omntwana wami yooo libuye ngakusasa avele agulele ukufa but by the grace of God waphasa gr 12
@QamataShange
@QamataShange 6 ай бұрын
No comment. Ndiyanibulisa ngembeko nonke apho kwi BLAQLIFE TV. STUFUZA muhle umsebenzi wenu. BLAQLIFE TV producers I'm proud of you with all your presenters. This storie it's painful like wise. But what i love the most is that ubaba he's clean and lomntwana unomoya kankulunkulu. Yebo usemoshile kodwa akawucindezeli unembeza wakhe. Awu kodwa gogo ujabulela ukuphila kahle ngokucekela phansi ikusasa lalelizwe...... nginesifiso esiyisicelo sokuthi ma ngithola umusa kungenelelqe kulabantwana abalinyaziwe yilento kogogo, kuohakame umzansi ikakhulukazi abelaphi besintu bahlangane balaphe labantwana esekuqediwe ngabo. Ngiyabethemba abalaphi besintu kwinto yesintu noma ihukungcola. Lokhu kuhumkhuleko kimi. Syabonga Bantu bakity ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
@sibonelo_dacu88
@sibonelo_dacu88 6 ай бұрын
I agree with you......abalashwe 🙏🙏❤️❤️
@NtokozoPearlKhaula-et3vi
@NtokozoPearlKhaula-et3vi 6 ай бұрын
Yiko ushaka bebulala izinyanga ezithakathayo nabathakathi babulala isizwe,kunjena emushabeni nenxa yalezinyanga. And rich people aba self.May almighty God protect our children in the name of Jesus Christ 🙏.
@sbongileChilwane
@sbongileChilwane 6 ай бұрын
Safe delivery... may the Lord protect you and cover u by the blood of Jesus 😍
@MirandaNoxoloNcokazi
@MirandaNoxoloNcokazi 6 ай бұрын
Uhambe Kahle stufuza omuhle❤❤❤
@NadineM415
@NadineM415 6 ай бұрын
Yhooo ai be strong my girl you just a child ugogo used u ... God will forgive you 🙏
@xolienxasane9644
@xolienxasane9644 6 ай бұрын
Ukhululeke kahle babygal uNkulunkulu abe nawe uthandwa yithi😍😘
@tholakelephungula5695
@tholakelephungula5695 6 ай бұрын
Heavenly Father, please be with our children 🙏
@DumazileGumede
@DumazileGumede 6 ай бұрын
Kwaze kwangithokozisa ukuzwa ubaba wengane ekhuluma kanje, may the lord protect this angel
@PatriciaMabuya
@PatriciaMabuya 6 ай бұрын
Haw kanti lesthwalo nkosiyam sixhamukaphi wuuu ngenelela Jehova haw ngabantwabethu
@nokwandanobangula6592
@nokwandanobangula6592 6 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu May the good Lord protects unntombaxana akhululule nalaba abanye ngegama likaJesu
@busisiwebusie2943
@busisiwebusie2943 6 ай бұрын
Eish yaze yangikhalisa lengane bakithi kwangathi ingasizakala coz yayithunywa umuntu omdala eish 😢😢😢😢😢
@PrinceSibiya-mo2np
@PrinceSibiya-mo2np 6 ай бұрын
Nam ngyakhala kuymanje 😢😢😢 sizokukhumbula bakithi stufuza gama lami
@luhlentezo4247
@luhlentezo4247 6 ай бұрын
You are very lucky sister to come forward with this issue. You were young and uGogo wakho took advantage of you. I believe God has revealed Himself to ukuze uyazi iqiniso. Abating bawela kubo lobugangi bagging bekubona kulungile bayehlelwa yisibetho esithi oyihlo badla idiliya ezimuncu kaaba buthelezi amazinyo oonyana.
@sontomtolo473
@sontomtolo473 6 ай бұрын
All the best Stufuza, uthixo abe nawe and sizokukhumbula😘
@nolwandlemthombeni3596
@nolwandlemthombeni3596 6 ай бұрын
Ngikufisela impumelelo Stufuza omuhle❤
@AgreementSiziba-ze9ve
@AgreementSiziba-ze9ve 6 ай бұрын
Kodwa isono esingaka kubantwana bethu.Abantu abayeke nento yabo yezithwalo ingani zethu azisena future ngogogo okhohlakele
@kwenanatureboy1033
@kwenanatureboy1033 6 ай бұрын
Siyabonga Stufuzah, good luck and God bless you ❤
@gloriambesi8877
@gloriambesi8877 6 ай бұрын
Oh my God our children😢 help us God and pls help this family to trust you more than satanism
@zandilemhlongo2793
@zandilemhlongo2793 6 ай бұрын
Yoooo ngaze ngakhala nami, ibuhlungu lendaba
@phumzilekhumalo5238
@phumzilekhumalo5238 6 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu baby girl..ngbonga isbindi sakho nana🙏🙏🙏
@nanaokereke5527
@nanaokereke5527 6 ай бұрын
Nithini ngezimpilo zalezingane ezingasaphumelelanga esikolweni kwazona azisazi ukuthi zenzenjani ngabaZali bazo bayamangala ukuthi bekwenzenjani hayi cha abukho ubuntu kubantu Kwaze kwababuhlungu emhlabeni 🥺🥺🥺🥺🥺
@NombusoMkungo
@NombusoMkungo 6 ай бұрын
Aw saze salufela ubala madoda mmh Kanti Nkosi Jesu ugogo wonakele
@nontobekongcobo6089
@nontobekongcobo6089 5 ай бұрын
Shwele baba 😢iba nomusa biyela abantwana bhethu
@PrincessDube-ym5ot
@PrincessDube-ym5ot 4 ай бұрын
Mmmmh kodwa ugogo wayenza into embhi,ubulala iksasa lezingane.kodwa iqiniso linendlela yokuzveza
@KhayalethuBezana-n2z
@KhayalethuBezana-n2z 6 ай бұрын
This is very painful, ubaba angafuni kukholwa yindodakazi yakhe but thanks God ngoba ugcine esemamela. Ngikufusela okuhle Ndodakazi kumele wamunkele uJesu ukholwa ukuze inkosi uJesu izokusiza ungaphende ungene kulomoya omdaka. Ngiyabonga ngesibindi sakho sokudela konke uphume ebala mgenxa yonembeza. Ngifisa uNkulunkulu akwelekelele kulowo mhlangano womndeni abewummeli wakho. Ngiyakuthanda mina ndodakazi ukubanaso isibindi sokuphuma obala ngenxa yekusasa labanye abantwana eliqedwa wugogo wakho .
@sbusisoqmbhele3665
@sbusisoqmbhele3665 6 ай бұрын
Nkosi ngicela uvikile lengane bakithi kwaze kwanzima ke engikuzwayo namuhla .
@BongephiweMkhwanazi-tw3xz
@BongephiweMkhwanazi-tw3xz 6 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu ngezi Ngane zethu Siyabonga kukhulu ngesibindi seNdodakazi ngokuphumela obala ngoba nathi sithola isifundo sixwayise neZingane zethu kuyangethusa eyofudu ngoba nathi ekhaya kukhona owayefuye ufudu luhlala endlini singazi kahle sizibuza ngoba yena kwakuba sengathi uyaluthanda sengiyayibona manje imisebenzi yalolufudu siyabonga Blaq life tv
@BonganeMlotshwa-z2c
@BonganeMlotshwa-z2c 6 ай бұрын
Aw logogo wayilimaza impilo yezingane.ngenxa yomnotho azofa awushiye.ekugcineni uzofa Naye.lengane ayishiyephi ikusasa layo lishabalale
@gugushabangu8931
@gugushabangu8931 6 ай бұрын
Safely delivery 🙏 🙌 ❤ ubuye uphephile
@gcinilesilindile8735
@gcinilesilindile8735 6 ай бұрын
Cc uhlulwe ukubeka istory baba ugogo uyangithuma ngitshontshe izincwadi nezingane eskoleni abuye agange ngazo azithwebule imiqonda athathe nezinhlanhla zazo ngenxa yesthwalo sakhe
@sthe1867
@sthe1867 6 ай бұрын
Congra stufu..akeze bundle of joy
@angiemsomi7332
@angiemsomi7332 6 ай бұрын
Jesu ngenelela baba emhlabeni wakho
@TinaMlambo
@TinaMlambo 6 ай бұрын
We need to pray for our children
@AphileAshley
@AphileAshley 6 ай бұрын
Ncoooo syaycela feedback bandla I wish you all the best stufuza safe delivery mama❤❤
@SbahleNgwekazi
@SbahleNgwekazi 6 ай бұрын
Loluhlelo ngilibukela sona istufuza nj kuphela ☺️☺️❤️
@NokwandaZulu-od8jg
@NokwandaZulu-od8jg 6 ай бұрын
Yaze yabhlungu into ugogo waze wawandisa amaphara emhlabeni isono lesi iyngane zethu ngenelela Nkulunkulu
@ntombifuthingubo4855
@ntombifuthingubo4855 6 ай бұрын
You can say that again. Kwande imizi emihle nezimonto eziningi emizini kwanda amaPhara umhlaba wonke. Benhiyaye ngizibuze ukuthi umuntu onjani oshiya ikhaya ayohlala estradini. kubuhlungu shame
@HappinesssibongileDlamini
@HappinesssibongileDlamini 6 ай бұрын
Yaze yababuhlungu lendzaba yagogo ungatisoli sisiwami kakhulu wentiswa ngu gogo wakho lolobokwenta wena nje nikela imphilo yakho kujesu
@zumkwana101
@zumkwana101 6 ай бұрын
Siyabonga my sister. All the best and enjoy the bundle joy!!
ТВОИ РОДИТЕЛИ И ЧЕЛОВЕК ПАУК 😂#shorts
00:59
BATEK_OFFICIAL
Рет қаралды 7 МЛН
Чистка воды совком от денег
00:32
FD Vasya
Рет қаралды 4,7 МЛН
Inyanga yase mtuba engudlwenguli iyalandelwa
9:23
Mavelas
Рет қаралды 4,6 М.
UGCINE EZIKHIPHILE IZINKOMO ZEFA OWAZIDLA NGOKUNGEMTHETHO.
1:58:27
Stetelegu Media
Рет қаралды 223 М.
SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngantshontsha ingane esbhedlela | S1 - EP74
22:08