SIKHIPHA IZIMFIHLO | Umama wabulala ubaba | S1 - EP166

  Рет қаралды 83,921

Blaqlife TV

Blaqlife TV

Күн бұрын

Пікірлер: 303
@NokuthulaShozi-qr2oc
@NokuthulaShozi-qr2oc 7 ай бұрын
Ngaze ngamthanda uAyanda😢❤❤ waze wakhula sthandwa samie
@onesimomxoli
@onesimomxoli 7 ай бұрын
🎉🎉❤
@lindelaninzima2602
@lindelaninzima2602 7 ай бұрын
Yaze ya matured ingane webakithi 🙌🏽🙌🏽🙌🏽 ngiyafisa ukufana nayo nami ngikwazi ukuxolela ngokukhululekile ngisho kuthiwe umuntu wabulala umzali wami. You are a star mntanami ⭐️
@Khenzi-so7hq
@Khenzi-so7hq 7 ай бұрын
So u wanted yr father to kill yr Mom aiybo ur so cruel girl
@Khenzi-so7hq
@Khenzi-so7hq 7 ай бұрын
Self defence who must die vele😢😢
@fezile7353
@fezile7353 7 ай бұрын
Ayanda is me😢 nami umama wayengangi treat njengezinye izingane …engithengela emasekenini kodwa ubhuti wam egqoka igama 😢uhlezi esola mina noma imali yakhe ingathathwanga yimi. But angizange ngayeka ukumthanda and I’m happy ukth before ashone wangitshela ukth into ebidala lokho ukth ngifana kakhul nobaba wam owayemuhlukumeza so uma ebuka mina ubuyelwa iyona yonke into 😢 May her soul continues to rest in peace 😌
@SiphokaziJali-bi8zk
@SiphokaziJali-bi8zk 7 ай бұрын
Eeish fezile kwaze kwakubi loku kwakwehlela yini bawo
@gloriambesi8877
@gloriambesi8877 7 ай бұрын
😢😢😢
@gloriambesi8877
@gloriambesi8877 7 ай бұрын
Yaze yandithknta nanzi indaba 😢
@christinannedu9998
@christinannedu9998 7 ай бұрын
😊
@hyacinthmbatha6769
@hyacinthmbatha6769 7 ай бұрын
😢😢😢Ei Ayanda uNkulunkulu akugcine alubiyela
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane 7 ай бұрын
I love this girl God bless you baby girl
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane 6 ай бұрын
Thanks
@dinnydee7576
@dinnydee7576 7 ай бұрын
Ngibonga ugogo o khulisile o Ayanda, she is good woman. She raised Ayanda well and instilled good manners and forgiveness in her heart. She was able to be honest with Ayanda without painting her mother bad hence we have this beautiful outcome. I wish everyone well and healing in their journey. Ayanda u are amazing and has a beautiful soul, stay blessed.
@Thabile4851
@Thabile4851 7 ай бұрын
Nami ngbonga logogo nje uwumzali oneqiniso
@thembindwandwe7187
@thembindwandwe7187 7 ай бұрын
Well done my baby I'm proud of you. Ngendlela ukhule ngakhona
@ThembiMasete
@ThembiMasete 7 ай бұрын
WAZE WAKHULA MNTANAMI NGOKO MGQONDO SENGATHI NABANYE ABANTWANA BANGABA NJENGAWE GOOD LUCKY GIRL
@NolwaziMpala
@NolwaziMpala 7 ай бұрын
Mello ugqoke kahle ntomb 🎉
@sibongilepricilla3901
@sibongilepricilla3901 7 ай бұрын
Wow this girl is gonna be a good mom one day🎉
@NothandoMalunga
@NothandoMalunga 7 ай бұрын
She's so humble God bless her ❤❤
@NonkululekoNgcobo-bj3nu
@NonkululekoNgcobo-bj3nu 7 ай бұрын
Ngaze ngakhala❤❤Ayanda weyingane enhle❤
@phindilenkosi8511
@phindilenkosi8511 7 ай бұрын
Unkulunkulu ukhona phakathi kwabo bobabili umoya oyingcwele ukhona sibonga unkulunkulu shem
@ZoliswaZingela
@ZoliswaZingela 7 ай бұрын
Oh my bby girl, I love you and I'm proud of you. You're a strong and brave beautiful girl ❤❤❤
@lindelaninzima2602
@lindelaninzima2602 7 ай бұрын
Saze sabakhulu webantu 😊🙌🏽 sesingama first come emcimbini, Kubizwa thina kuqala. Siyabonga kwa Blaqlife 🙏🏽
@nelisatracykhoza4339
@nelisatracykhoza4339 7 ай бұрын
Such a touching episode, this woman is lucky to have an angel like her. Unkulunkulu usazokubusisa cc uwapholisile amanxeba kumawakho.
@bonniek-bikwayo8937
@bonniek-bikwayo8937 7 ай бұрын
I'm crying as I'm listening to this episode 😢😢😢
@NomusaNdlovu-wz1ie
@NomusaNdlovu-wz1ie 7 ай бұрын
Nami ngabuka emva ngakhumbula isimo engakhula ngaphansi kwaso kwehla izinyembezi,saze sazifela izono zabobaba bethu ikanti sasingekho ngenkathi sikhandwa.Weeee ninenhlanhla nina enizokwazi ukukhuluma ngesimo enibhekana naso,thina ngeyinkathi skhula wawungeke nje uyithi vuuh oyokuthi awuphethwe kahle😢😢😢
@nokwandanobangula6592
@nokwandanobangula6592 7 ай бұрын
Oh this child ...may God bless her soul
@nomvulabetty7243
@nomvulabetty7243 7 ай бұрын
Big up for the yang lady iwish you all the best tobring peace 🙏🙏🙏🙏
@amandamthembu2139
@amandamthembu2139 7 ай бұрын
Another day of crying for someone I dnt know 😭
@thabotami1122
@thabotami1122 7 ай бұрын
same here
@MirandaNoxoloNcokazi
@MirandaNoxoloNcokazi 7 ай бұрын
Eish it hurts 💔😭 for real
@VeraMoiloa
@VeraMoiloa 7 ай бұрын
Kubuhlungu 😢😢
@sankycraftsbymasuehadebe6281
@sankycraftsbymasuehadebe6281 7 ай бұрын
Mfethu nami 😢😢😢
@zamasomhlaba9633
@zamasomhlaba9633 7 ай бұрын
that means uyaphila Amish
@chawulaninhleko
@chawulaninhleko 7 ай бұрын
You are a blessing Ayanda ugogo wakhe ukukhulise ngothando nenhlonipho , I pray for to be successful in life
@masthuli2565
@masthuli2565 7 ай бұрын
Nkosi ngaze ngakhala😭😭😭😭...sengat uNkulunkulu engakhona njalo phakat kwenu Izwi likamama ohhh jesu 😢😢😢😢😢ngempela wahlukumezeka...waze wakhula dadewethu ❤ syabonga nu
@bomikaziportiandaba8369
@bomikaziportiandaba8369 7 ай бұрын
Yakhalisa ke indaba, ngikufisela konke okuhle Ayanda
@aonnantombie8080
@aonnantombie8080 7 ай бұрын
Ngiyakuthanda sisi indlela oyixazulula ngakhona lendaba❤❤❤❤
@StanMani-lk2vy
@StanMani-lk2vy 2 күн бұрын
❤❤❤❤❤nayi ingane ngiyithanda yaz yenzisa okwendoda yeyi inesibidi ukuba kwakungenye ngabe yenza ukudlula unina dankie mawakhe nawe ngokuzehlisa ulibone iphutha gud unite
@duduzilepatienceshongwe6935
@duduzilepatienceshongwe6935 7 ай бұрын
Waze wangibusisa Ayanda bakithi, Nkosi yami umtwana waze wakhula wakhuluma into enenqondo, Siyabonga cc UNkulunkulu akubusise kakhulu 🙏
@thembinkosidube3918
@thembinkosidube3918 7 ай бұрын
Salibonani bakwethu, ninjani hayi Thina Siyaphila, Hawu Ms Mamellow Zondi❤ Hawu Ma Afrika Amahle Asibonge impilo, Dakoo...
@SindiswaNgubo
@SindiswaNgubo 7 ай бұрын
Waze wamhle umsebenzi kagogo ngokukhulisa lengelos
@RonaldBaloi
@RonaldBaloi 7 ай бұрын
Good Ayanda.Ngikufisela uthole indoda eqotho engeke ize idlale ngawe.Ikulobole lishade
@sibonokuhlencube7067
@sibonokuhlencube7067 7 ай бұрын
God protect Ayanda and bless her with all her desires ❤❤..
@MtimkuluDywili-d4p
@MtimkuluDywili-d4p 7 ай бұрын
Eishh Ayanda you're the good example in our lives, may God bless you find peace ❤🎉
@enockthamaga7512
@enockthamaga7512 7 ай бұрын
She's a true blessing indeed 😌
@MoralityNgwenya
@MoralityNgwenya 7 ай бұрын
Indaba yanamhlanje inzima kakhulu ,kodwa inhlonipho nokuzithoba kwakho cc ngikuthandile ❤
@PhilaniMazwi
@PhilaniMazwi 7 ай бұрын
Wagqoka kahle maZondi😊
@nomfundoangel789
@nomfundoangel789 7 ай бұрын
Muhle
@ElizabethMasoka-b2i
@ElizabethMasoka-b2i 2 ай бұрын
God bless you Ayanda naye umamakho wangazenzi ngathi kungaba noxolo
@ayandazikhali6315
@ayandazikhali6315 6 ай бұрын
Mina ngithi ugod akuphe umsebenzi owfisayo bizo uphile kahle njenge REWARD yalokhu okwenzile welldone
@staceyndlovu5277
@staceyndlovu5277 7 ай бұрын
😢kwaze kwanzima lakithi siyingani syawafela amaphutha obaba bethu mina nje ngfikelwa yinyembezi ngoba thina ama 70nties sasingayitholi leyo chance yakwa blaqlife kwakung ndofa naye uhlukumezeke uze uguge ngenxa yabazali abenzana kabi singekho nokunga gcini iithembiso zobudlelwano babo😢😢😢😢😢😢😢
@DominicDube-h5h
@DominicDube-h5h 7 ай бұрын
Mina ngibonga ugogo owakhuluma iqiniso kulengane
@thembekilenomlanjana8749
@thembekilenomlanjana8749 7 ай бұрын
Wow waze wanenhliziyo enhle ayanda unkulunkulu akubusise ❤
@philanigabriel
@philanigabriel 7 ай бұрын
Waze wagqoka kahle bo u presenter namhlanje2💐💐
@thabzoloyisa
@thabzoloyisa 7 ай бұрын
Mina I can’t be a presenter Nkosi yami ngoba nginenyembezi eziseduze 😭😭😊😊
@CaroMfeka
@CaroMfeka 7 ай бұрын
Imina lowo😢😢
@NonhlanhlaDlamini-y8d
@NonhlanhlaDlamini-y8d 7 ай бұрын
Sibozama bakwethu ukuthi singazondi iyingane zethu ngenxa yemisebenzi emibi yabazali babo
@XolileNene-cj7nt
@XolileNene-cj7nt 6 ай бұрын
Njengoba kumanzi isifuba kimi,ngeke ngilunge shame ngyazwela
@NtombenhleMkhize-qp3bl
@NtombenhleMkhize-qp3bl 7 ай бұрын
Ave ngiyithanda indlela akhulume UCC nomamakhe❤❤❤
@cleaningservicesandrentama7045
@cleaningservicesandrentama7045 4 ай бұрын
Ngihlezi ngiwamamela ama episode Kodwa le ingikhipha izinyembezi nkosi ngena ezinhliziyweni zabanye abantu ababhekene nesimo esifanayo nabo baxolelane njengo Ayanda one nesibindi nokumelana nesimo esingaphezu kwakhe..... amen
@NokubongaNdwandwe-x1t
@NokubongaNdwandwe-x1t 7 күн бұрын
Ngiyakuthanda ayanda cc ❤ you are brave young woman ❤
@EsethuEsethu-nv3uj
@EsethuEsethu-nv3uj 6 ай бұрын
Sisimo endikuso ke esi akuso lomntana 😢qha andzaz ndngayqala ngaphi😢😢 even any show ndoyika kakhulu😭😭😭. Worst ndingekabi nandawo nemali yam 😢😢 kubuhlungu. I act as happy since 2016😢
@NWSSHANDU
@NWSSHANDU 6 ай бұрын
UNkuluNkulu akubusise Ayanda, indlela nje oyiphathe ngakhona le ndaba yakho nomama kuze kuthinte eka baba wakho ikhomba ukuthi u’re matured, selfless, good hearted n more. We need more people like you cc.
@GladwellKwezi-uq1so
@GladwellKwezi-uq1so 7 ай бұрын
Hayi qeqeshile gogo ngane nembeko kanje and qinile🤔
@SabathileGumede-qr1gh
@SabathileGumede-qr1gh 7 ай бұрын
Yaze yangikhalisa lengane bakithi ikhulile ngomgqondo , nomama wangikhalisa kwayena ay
@EzileChili
@EzileChili 7 ай бұрын
Wow Koda ngane erty kanjen lomamah beyihluphelan bakith isono, sonke amandoda ayasihlupha bt ukth ngizonde ingane yam neeeeeever bandla bakith, waze warty uMogarl big up nanah❤
@SibongileSeribe
@SibongileSeribe 3 ай бұрын
Awu bakithi ❤️❤️ UNkulunkulu akukhanyisele Ayanda
@NorahHlatshwayo
@NorahHlatshwayo 7 ай бұрын
Nkosi ngenelele Amen
@NOWINILENCAPAI
@NOWINILENCAPAI 7 ай бұрын
Bakhohlakele omama banemfihlo ezinzima,awuwedwa Ayanda kwesosimo ,angicabanginje mina ngengane Yami, Ayanda❤
@sihlempofu589
@sihlempofu589 7 ай бұрын
This child is soo kind and humble may god bless u sis omncane ❤❤
@phindymadonsela4669
@phindymadonsela4669 7 ай бұрын
Ayanda my child may God blessed u uthole umyeni ozokuthanda uphumelele empilweni uKHONZE CC
@agnesmasilela9400
@agnesmasilela9400 7 ай бұрын
Awu Nana,I am speechless
@MpiloTk
@MpiloTk 7 ай бұрын
Ngaze ngayithanda indlela ozithobe nonanenhlonipho Ku ma wakho Jehova akwandisele Mpilo yakho❤
@DuduzileMkhwanazi-p4u
@DuduzileMkhwanazi-p4u 6 ай бұрын
Waze wakhula ntombhazane...all the best noma wakho
@UTHANDOLUKAJESU
@UTHANDOLUKAJESU 7 ай бұрын
Ngaze ngamthanda u Ayanda guys ❤❤❤❤,waze wa matured nkosyam such a beautiful humble soul ❤❤
@Nozipho-bh5zd
@Nozipho-bh5zd 7 ай бұрын
Yaze ya matured ngane smakade
@abigaildlamini7921
@abigaildlamini7921 8 күн бұрын
Ayanda ukhulile ngoko mqondo🙏🥰🎉
@londikaMatshana7409
@londikaMatshana7409 6 ай бұрын
No child should be begging for a mother's love....sesingancoma nje sithi ingane u mature uAyanda......I say bullshit!! She does not deserve to go through this.....I repeat, no child should be begging for mother's love!!
@QamataShange
@QamataShange 7 ай бұрын
No comment. Syabonga MAZONDI MAMELO NONHLANHLA ❤ hayi lengane yaze yanonkulunkulu hawemah. Ngikufisela konke okuhle ntombi haibo. Bazali aninalo ilungelo lokuhlukumeza izingane ngenxa yokuhlukunyezwa kwenu othandiweyo benu isono leso ngiba njemgoba nahlukunyezwa mele ngaba nina anihlukumezi muntu. Manje nenza sengathi kwakukuhle ukuhlukunyezwa kwenu kanticha. So usathane lona odlala ngani bafazi hawu bafazi nofa nazi, uwahlukumeza kanjani amathumbu akho mama, hayi ngiyakujajake mina nami umgixolele, unesihluku ukwazi ukukhalisa mina ngingakwazi and ngiyakusaba sewamubulala ubaba walengane ayimazi uyise akwenelanga ukubulala uyise ka IRISH COFFEE usubulala isi aramu ingelosi uqobolayo umntwana ononkulunkulu. And awumsabi UTHIXO angikuzondi kodwa ungizwisa ubuhlungu hayi kancane ungonela usuku uyangitetemisa ngimdala kangaka hawu ngaze ngadumala ngaze ngamuthanda umntwana wakho njengoba mina ngizondwa abantwana engabakhulisa kanti akusibo abami ngaze ngabafaka nasematohweni asezingeni lomhlaba kodwa ba busy bayangizonda wena uncengwa ingane yakho owazibona ngayo ukuthi uhumuntu. Kodwake ngoba azange uyibulale ngenxa kayise but still udaba lakho umsangano. Mina abangintshisa o anti abazalwa notata ngabatshela straight ukuthi angeke balibona izulu bayoya eshogweni and angibangcwabanga vele sebalandulela leli kumanje babhekene ngqo nomnini wabantu. Habe akekho umuntu ekumele afele umzali wakhe plus wamubulala lwakumele uxolise kunkulunkulu ngokuthi uyiphathe kahle lengane. Cha sengathi wabalekelwa ingqondo ntombi. Ncese ma BLAQLIFE amahle yobe nawe maka ayanda kyazwela kimi sengihlengezele izinyembe ngoba ngahlukumezeka kakhulu emhlabeni ngiyingane ngibizwa ngamagama angemahle ngithelwa nokuthi angiyilutho futhi angeke ngibeyilutho ezweni nezingane zakithi angeke ngingene emizini yabo ngamoela sngiyilutho ezweni ngiyinhlekisa ngibizwa ngamagama ngeyekile kunjengamagama engakhula eshiwo kimi kade ngangizama ukuzibulala angiphumeleli namanje vele namhlanje bengicbanga ukungena eswiming pool ngigwilize ngife . Kodwa ngaba ngihlala nezingane ngicabange isililo abazosikhihla ngabuya ngeneno ngoba nalokho bekuzoba isihluku abahlukumezeke kanti abazi lutho futhi abanacala so ngibonga umoya kankulunkulu onginqabelayo njalo masengibona kumele ngilifulathele leli. Ngikengisuse uchuku etekisini ngoba ngifisa ukudutshulwa ngife ngisho nasema rank.egoli ebree bangishaya bangikhumuls imihlathi kwbakhona ubaba owakhuza owathi.myekeni nidlala ngaye kodwa ngase ngiqedile ngomshayeli kwangenelela ozakwabo and ngiyasudedela isibhaxu kodwa angikaze ngihlukumeze noyedwa umuntu emhlabeni yebo ngakhuliswa isalukazi asazana nothixo ingakho ngihluleka ukuzibulala kodwa lomoya wokuzibulala uphila nami. Futhi nolokho kuyasho ukuthi angisithandi isihluku. Ubabunkulunkulu abenani nixolelane nikhuleke nimubonge UJEHOVAH NETHONGA lenu nibabambane nawe ayanda kukhanye kuwe CC. Ujabulise isizwe sonke sakwa BLAQLIFE TV. PHAMBILI GAGASHE naloluhlelo syabonga. Ngiyaxolisa ukulanda kangaka bakwethu kuvuka ama minutes kuleluhlelo kodwa siyasuzakala isizwe sika mnini wabantu. Ngiyazifela ngaloluhlelo olungikhubazayo emoyeni ngokuba usmangele ngihlezi ngikhexxa umlomo kmele ngaba kade ngahlelha ngiba nginozwelo but ngoba ngiyafunda akuyekeki. Kukhonanje obekhuluma ngokuthanda abanye abafana esho ukuthi usezewaya kodokotela ujuthi alungiswe kwimbobo yokulahla udoti esho ukuthi ubuyela emantombazaneni ngiba kubi. So ungenze ngazidabukela zonke izitabane zabesilisa ujuthi zize zifake ama pads eynqeni iwuuuuuuuu kubi ngangthi kumnandi kanti liyabhubha i wonder laba abaqhubekayo bamelana kanjani nalezingqinamba zokudabuka kuohele amabhuleki eynqeni aziphumele.amakaka eyi kubi m BLAQLIFE amahle AMANDLA
@sakhilethubelihle7230
@sakhilethubelihle7230 7 ай бұрын
Aiy yakhula ingane ngoko mqondo, ikhulumisa okomuntu omdala ❤❤❤
@collenlukhelo
@collenlukhelo 7 ай бұрын
Am proud of you Dadewethu ukuxola kubaluleke kakhu 🙏
@SthembisoNtshangase-f9c
@SthembisoNtshangase-f9c 7 ай бұрын
Sobe sikhona lapho wethu wethu wethu .ayidibaneni khona babhemu❤
@fikanezwishange
@fikanezwishange 7 ай бұрын
Syakbongela Ayanda engathi ningaphathana Kahle nomama wakho sbonge ukukhombisa ukukhula❤
@skhumbuzongcobo7267
@skhumbuzongcobo7267 7 ай бұрын
Syabonga Ayanda ukhombisa ukukhula nokuvuthwa komqondo.
@NtombikhonaMsweli
@NtombikhonaMsweli 4 ай бұрын
Ubulala ubaba uphinde ungihlukumexe kwaze kwabuhlungu cc 😢😢😢😢
@N0L2161
@N0L2161 5 ай бұрын
A victim begging for forgiveness. I wish this young girl a beautiful life. I hope her mother takes her role as a mother. It sounds as if the mother anticipated that the child will hate her as she grew up and resorted to hating her first. Fortunately for her God gave her daughter a beautiful heart. Grandmothers played a beautiful role too. She did not need to be angry at her mother because the paternal grandmother filled the maternal gap well.
@NombuleloNgcobo-of5hj
@NombuleloNgcobo-of5hj 7 ай бұрын
Ayanda ngyakuthanda ngane yam God bless you,Mazondi umuhle yaz usaqala ububhora manje hhay uvuthiwe i love u Mazondi💖💖
@neliswacele5663
@neliswacele5663 7 ай бұрын
She is very matured .. my eyes watered
@justicendlovu4723
@justicendlovu4723 7 ай бұрын
Siyakubongela Ayanda. Kwaze kwakuhle, ngikufisela okuhle girl,noMama kube yiqiniso akushoyo,a axolise kuwe girl, ngoba ukulwise impi okungeyona eyakho. Akuthande nawe umthande girl, akukho okuhlula uxolo. Phola ntombazane.❤
@LwazyNgwenya
@LwazyNgwenya 7 ай бұрын
Siyabonga mama kuzehlisa mama akusingibonke abangenza lokhu
@LungileMthembu-hl4vp
@LungileMthembu-hl4vp 7 ай бұрын
Yoo Jesu kwanzima
@kagisoclaudette4700
@kagisoclaudette4700 7 ай бұрын
God bless u ayanda ❤ u acted maturely
@MatshidisoMarake
@MatshidisoMarake 7 ай бұрын
My angel I give you my love. You are so special ❤❤
@fundiswamendu1307
@fundiswamendu1307 7 ай бұрын
Ayanda mntanam ugogo ukufundisile ,unokuthobeka okukhulu. Wakwazi nokuxolela umama wakho ngesenzo asenza kuwe. Abantwana abakhuliswe ngo gogo banomehluko omkhulu . Ndaze ndakuthanda Ayanda yhoo
@emmanuelmarholeni2620
@emmanuelmarholeni2620 7 ай бұрын
Wishing her a good life going forward
@PhindileMadi
@PhindileMadi 7 ай бұрын
Inkosi ikubusise my gal unenhliziyo enhle❤
@sibongiseniinnocent5372
@sibongiseniinnocent5372 6 ай бұрын
Uhlakaniphile Ayanda...❤❤❤
@ThandiMthembu-p4s
@ThandiMthembu-p4s 7 ай бұрын
Heee, Jesu...hayi kunzima
@simlindilemakeleni3110
@simlindilemakeleni3110 7 ай бұрын
Wawu siyabonga nikhulume kahle nomama wakho😊
@EsterOmegaMohlala
@EsterOmegaMohlala 7 ай бұрын
Wow, what a wisdom, the way her mother answered her phone, attitude but after Ayanda told her shooo she later pretend she loves her, let's hope she will start loving her, all the best Ayanda be blessed going out and coming in, ❤❤❤❤
@NomsaMashigo-bo5ir
@NomsaMashigo-bo5ir 7 ай бұрын
Waze wagqoka kahleMammelo ❤
@Sizah-dg5mj
@Sizah-dg5mj 7 ай бұрын
Yhoo kwaze kwabahlungu yhoo😢
@SiyabongaNgobese-wy1vv
@SiyabongaNgobese-wy1vv 7 ай бұрын
Aww bakitt unkulunkulu aksize my sister ..sengath noMaMncane engakwemukel ngendlel eliqiniso
@zonaphiwokuhlemtolo762
@zonaphiwokuhlemtolo762 2 ай бұрын
😢😢😢ngikhule njengawe nseeeeee
@beautyvici2533
@beautyvici2533 7 ай бұрын
Yaa , so touching !
@SindisiweSimelane-cz5lj
@SindisiweSimelane-cz5lj 7 ай бұрын
Ngiyamthanda uyanda unenhliziyo enhle ukhulile emqondweni❤
@ncanemkhize9269
@ncanemkhize9269 7 ай бұрын
😢Siyabonga Ayanda uhlakaniphile sisi nawe suzoba nomzala siyabonga
@bongiwebasijeany7277
@bongiwebasijeany7277 7 ай бұрын
Usebenzile Ayanda umxolele umama bese ungamkhohlwa ugogo ❤
@PiyarilalMarty
@PiyarilalMarty 7 ай бұрын
Uyabhora Mamello 😮
@buyisiwesilindokuhle8872
@buyisiwesilindokuhle8872 7 ай бұрын
Ngaze ngakhala ekuseni😢😢😢😢Ayanda you deserve all the love
@ThembekaPrincess
@ThembekaPrincess 6 ай бұрын
Mmmmmmmm kubuhlungu kodwa umbulale pho 😭😭😭siubnga mntwana ukudlulisa noma nekuohethe kabi
@mnz482
@mnz482 7 ай бұрын
This is what challenges does to a person when responded in a right way God bless you ❤❤❤
@yolandiklopper-mg4rr
@yolandiklopper-mg4rr 7 ай бұрын
Waze wayingane efundiseke kahle Ayanda siyabonga god bless you girl
@nqobilemhlongo7275
@nqobilemhlongo7275 7 ай бұрын
God bless you my baby girl u r so strong and forgive child,,, umama usumukhululile emoyo senizothandana kahle manje ❤️🙏💯
@MannehengMareka-if2oe
@MannehengMareka-if2oe 2 ай бұрын
This woman 😮😮
@nontomkhonza
@nontomkhonza 7 ай бұрын
This was such an emotional episode. I'm at work watching it. Ngavele ngafikelwa inyembezi
@benedictkhulekanimqadi1457
@benedictkhulekanimqadi1457 7 ай бұрын
Lwaze lwakhana uhlelo lwanamuhla 👋👋👋👋👋
@ZamaBuhle-wx6xe
@ZamaBuhle-wx6xe 7 ай бұрын
😭😭😭yhooo Cha kunzima emhlabeni
UPHILAKANJANI usisi walanda into yomcebo yamjiikela Ep26
15:11
Nethezeka TV
Рет қаралды 93 М.
We Attempted The Impossible 😱
00:54
Topper Guild
Рет қаралды 56 МЛН
Une nouvelle voiture pour Noël 🥹
00:28
Nicocapone
Рет қаралды 9 МЛН
It’s all not real
00:15
V.A. show / Магика
Рет қаралды 20 МЛН
UMAKHELWANE WABULALA ABAZALI BAMI - ABANGANI BETHU episode 8
29:01
ufuna usizo othwele nge contract Yempilo yemnyaka azoyphila
28:31
BantuTV_ONE1
Рет қаралды 941 М.
We Attempted The Impossible 😱
00:54
Topper Guild
Рет қаралды 56 МЛН