SIKHIPHA IZIMFIHLO | Umfundisi waqala ukungidlwengula ngimncane | S1 - EP139

  Рет қаралды 43,341

Blaqlife TV

Blaqlife TV

Күн бұрын

Join this channel to get access to perks:
/ @blaqlifetv
We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
____________________________________________________________________________
DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
..................................................................................................................................
Website: www.blaqlife.co.za
Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
Office Number: 0813639875
****************************
#BlaqlifeTV #sikhiphaizimfihlo #secret #truth #confession

Пікірлер: 421
@judithzungu
@judithzungu 4 ай бұрын
We Nonhlanhla ushilo usfufuza ukuthi sizosala nawe siyakuthanda futhi nawe ❤❤❤❤
@SmangeleMathenjwa
@SmangeleMathenjwa 4 ай бұрын
Thanks nge presenta ensha Bandla ayinankinga..kodwa u lungstar wethu bandla😢😢😢😢😢siyamcela hhayi Kabi🙏🙏🙏🙏
@prettyndlovu9951
@prettyndlovu9951 4 ай бұрын
Stop comparing for what
@lindokuhletembe349
@lindokuhletembe349 4 ай бұрын
I love you mama ngokukholwa ingane yakho uma ikhuluma nawe Stufuza buya uphinde uyenze leshow usisi ebuyele abe ucamera banibani
@SlindileKhanyile-qz8du
@SlindileKhanyile-qz8du 4 ай бұрын
Nimfihleleni pho ubuso uma nizophinde niveze igama lakhe😢 nidicilela isthunzi salomtwana phansi💔
@NoluthandoNdaba-zm9bq
@NoluthandoNdaba-zm9bq 4 ай бұрын
Hhayi it's my first time commenting here, how can the presenter athi "isthandwa sami, mawqeda la zyasha" and she goes on to say kuhlekwa noma kufiwe!! I cringed... We know it's her first time but she must do better, sympathy ayidingi training especially kwi matter efana nale
@sibonelo_dacu88
@sibonelo_dacu88 4 ай бұрын
Well said💯💯 yhoooo bengesaba kusho nami. Nalokutsi uyahleka nje🚮😠
@SamkelisiweNdlovu-j3v
@SamkelisiweNdlovu-j3v 4 ай бұрын
Ubhedile nje ngiqala nokumbona ngivele nganyanya kanjn
@NoluthandoNdaba-zm9bq
@NoluthandoNdaba-zm9bq 4 ай бұрын
@@SamkelisiweNdlovu-j3v Nami ngvele nganyanya mayebona ukuthi usisi akayhleki lento yakhe ayishoyo usethi kuhlekwa noma kufiwe Aiboh! Let's hope bayawafunda ama comments, axolise kona vele usemusha sthembe nje uzoba right
@mazet-tm4wz
@mazet-tm4wz 4 ай бұрын
Mnxm lono nhlanhla yini ebangela ukuthi athi umfundisi we bandla niyalalana naye ekubeni ingathi ithi babengavumelene Hai hamba cc kubuye Lungsta😢
@NoluthandoNdaba-zm9bq
@NoluthandoNdaba-zm9bq 4 ай бұрын
@@mazet-tm4wz isensitive kabi le ndaba nosisi uyamuzwa ukuthi akekho right njoba exoxa, ake simlindeni axolise mhlambe ngoba ubhedile
@Vijo425
@Vijo425 4 ай бұрын
Thank God her mother believed her
@PhilaniMazwi
@PhilaniMazwi 4 ай бұрын
Khuphuka laph mamnebhesi
@PhindileMadi
@PhindileMadi 4 ай бұрын
Haibo 😂😂😂😂
@happysgwebela8664
@happysgwebela8664 4 ай бұрын
Kodwa yini 😂😂😂😂
@NtombenhleNompumeleloSithole
@NtombenhleNompumeleloSithole 4 ай бұрын
😂😂😂😂hawe
@mazongwo
@mazongwo 4 ай бұрын
Sisi nohlahla siyawagodla amagama dadewethu kuvikela sithuzi so munty syabonga
@zonkezulu
@zonkezulu 4 ай бұрын
Siyabonga nangendlela akhuluma ngayo ayikho ryt
@mazongwo
@mazongwo 4 ай бұрын
@@zonkezulu sibonge dadewethu ihlonipho yinto yami 👊
@SmangeleMathenjwa
@SmangeleMathenjwa 4 ай бұрын
Uhlekisa ngaye Sisi uthi nasi isithandwa kanjani amudlweñgula😡😡😡
@thandazilezungu2222
@thandazilezungu2222 4 ай бұрын
Eqala nje ukubuza 👎👎waze wayenzela phansi ingane
@thabanegingermhlakoane1202
@thabanegingermhlakoane1202 4 ай бұрын
Nxa wangicika indlela aythatha ngayo Uze uthe Indoda yami yaqeda la kuzoshuba
@preciouscele5130
@preciouscele5130 4 ай бұрын
I am also uncomfortable ngendlela ucc ipresenta akhuluma ngayo she is not taking this matter serious we dont joke with such.
@SmangeleMathenjwa
@SmangeleMathenjwa 4 ай бұрын
@@preciouscele5130 ukhulume Kabi kakhulu..ngathi akusiye umuntu wesimame losisi..
@elizabethnkosi715
@elizabethnkosi715 4 ай бұрын
Losisi if uzoqhubeka ngalendle la is going to be a problem because izimfihlo zalana sensitive uzwa lomama ukhala kabuhlungu kanjani .
@BlueHawkTactical-j9u
@BlueHawkTactical-j9u 4 ай бұрын
Mama thatha ingane yakho uye emaphoyseni khohlwa ukut abantu bathini okungenzeka ziningi ingane zabantu azidlwengulayo ebandleni
@mlindosmthembu42
@mlindosmthembu42 4 ай бұрын
Manje nikhipha amagama abo Akuphephile
@masivumavrey8098
@masivumavrey8098 4 ай бұрын
Imbi nyani lento yokukutshwa kwamagama abantu.
@PhindileMadi
@PhindileMadi 4 ай бұрын
Awuuu bafihla ubuso kodwa igama nesbongo bhadla
@NoluthandoNdaba-zm9bq
@NoluthandoNdaba-zm9bq 4 ай бұрын
Lo mfundisi uzoyithola manje le ndaba esesho igama lakhe kanye negama lebandla
@rejoycencube8314
@rejoycencube8314 4 ай бұрын
Guys why are you always so quick to judge.Its only the first day of her presentation kodwa nifuna i perfection.She is only human, she will learn, especially if you point out her mistakes nicely.
@ZIKHONAMAQHUZUSAZIKHONAM-tn6ue
@ZIKHONAMAQHUZUSAZIKHONAM-tn6ue 4 ай бұрын
TRUE THAT.....🤍🙏🏻🤍
@kholekantose
@kholekantose 4 ай бұрын
😭😭😭Yhoooh hayi umfundisi ugcolile qah yena xrm uthetha kamnandi nawe Nonhlantla ❤cc masibonge
@comfortnyambi3804
@comfortnyambi3804 4 ай бұрын
You are welcome sister and you so beautiful ❤❤❤
@mbalimbambo5061
@mbalimbambo5061 4 ай бұрын
I think you were insensitive to what just happened, to the young lady. You could have handled it better 😢
@thulanivictordube-nu5sm
@thulanivictordube-nu5sm 4 ай бұрын
Ngicela ukungabangiswa ke kulesphalaphala angithi nani senakhetha oStufuza benu lona ke owami ipedros yami le ebaba kamnandi kakhulu😍❤️
@nokulungamanqele4037
@nokulungamanqele4037 4 ай бұрын
Ayi kabi kodwa angiyizwa into ekuhlekisayo kuloludaba okwangempela stru, Cha Sisi usadinga ukuqeqesheka 😡
@SmangeleMathenjwa
@SmangeleMathenjwa 4 ай бұрын
Uhlekisa ngalengane..
@mamsiemakubo2770
@mamsiemakubo2770 4 ай бұрын
Uhlekisa ngaye ngempela 😢
@buyisiwenzima5639
@buyisiwenzima5639 4 ай бұрын
Besingekho isidingo sokuhleka okwangempela ,This is sensitive and scary story She needs to be fully trained indeed
@CindyPhindy
@CindyPhindy 4 ай бұрын
Ayikho nje ngampela mina angiboni into ehlekisayo ngokuhlukumezeka nje
@NompumeleloMthembu-nk9gp
@NompumeleloMthembu-nk9gp 4 ай бұрын
Ayihlekisi bakithi cabanga ukuba uwena eyenzeka kuwena lento ubungahleka?
@samuelmbokazi2318
@samuelmbokazi2318 4 ай бұрын
Cha waba mubi Umfundisi ngokuthi isimo asisihle kulekhaya wathola ithuba lokugagadlela,kubi ngaphandle.
@SiphiweSiduli-cq8jd
@SiphiweSiduli-cq8jd 4 ай бұрын
Hai pls Stufu teta teta ujike kuyamosheka 😂😂😂😂😂
@samuelmbokazi2318
@samuelmbokazi2318 4 ай бұрын
Siyathokoza Mazondi siyakwemukela lapha ekhaya
@NHLANHLOMDLULI
@NHLANHLOMDLULI 4 ай бұрын
SAZE SAPHOXEKA SIYIZAYONO
@NosimoNtabeni
@NosimoNtabeni 4 ай бұрын
Siyakwamukela ntombentle siyabonga siyakuthanda ❤❤❤
@senzokunene7475
@senzokunene7475 4 ай бұрын
PhD presentation, straight to the point. Bravo!! Big up Nonhlanhla
@sakhilegoqo3358
@sakhilegoqo3358 4 ай бұрын
Wamuhle sisi webhesi , siyakwemukela
@sharoonlungilehlatshwayo9598
@sharoonlungilehlatshwayo9598 4 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂
@bathandwandongeni8764
@bathandwandongeni8764 4 ай бұрын
😂😂😂😂😂😂
@NellyMnyandu-yl1lm
@NellyMnyandu-yl1lm 4 ай бұрын
Siyakwamukela ekhaya lezinfihlo we Mazondi
@lusandadontsa6906
@lusandadontsa6906 4 ай бұрын
15 years uya enjoy hyi chaaaaa sis please don't be cold yoh
@nokulungamanqele4037
@nokulungamanqele4037 4 ай бұрын
Hawu 😮
@User06709
@User06709 4 ай бұрын
I was also hurt by that, she must be very sensitive when addressing such things, this is very serious. I'm hurt.
@Prudence-v4v
@Prudence-v4v 4 ай бұрын
Ubuyaphi lo
@nokuthulamncwabe1284
@nokuthulamncwabe1284 4 ай бұрын
How can she enjoy sex when she's 15 years old with an old man who is her pastor😢
@sesanankosi9529
@sesanankosi9529 4 ай бұрын
Hai vele how can you say that
@denniskhumalo193
@denniskhumalo193 4 ай бұрын
Mamello awumbuzi umuntu ozokhipha iSecrete igama lakhe
@PhumelelePrincess-ee5uc
@PhumelelePrincess-ee5uc 4 ай бұрын
Akaboshwa lomfundisi vele mama bakhohlakele abafundisi phephisani mndeni
@QamataShange
@QamataShange 4 ай бұрын
No comment. Syakubimgelela BHAMBATHA KAMANCINZA. Kozekubenini kuxhashazwa izingane ezweni sakhile bakity
@luckyntuli2696
@luckyntuli2696 4 ай бұрын
😢Ababoshwe umfundisi mbumbulu 😢 sisi ubozifundisa ukukhuluma coz manje sibona ngathi nawe uyaEnjoy ...
@mphumzenisiphophoswa2277
@mphumzenisiphophoswa2277 4 ай бұрын
Ngicabanga ukuthi uma usisi anikela ngomzimba wakhe enzela ukuthi bahlomule ekhaya kuphela akaqondwe umfundisi ukuthi akayeke akwenzayo adedele ingane iyofunda. Sibonge MaZondi you so beautiful
@mabuyiprecious9191
@mabuyiprecious9191 4 ай бұрын
Waze wamuhle we cc ne voice yakho ai....i 🔥 ibhesi emnandi asisanaki nokuthi ibhesi isidlela data ngoba muhle cc ❤❤❤
@MkhizekafifirhGcwabe
@MkhizekafifirhGcwabe 4 ай бұрын
🥰wamuhle new presenter and uyasishaya ispan sakho
@NomawisileMthembu
@NomawisileMthembu 4 ай бұрын
Siyakwamukela Standwa ukuphatha kahle uHlelo siyabonga
@LarryMokoena
@LarryMokoena 4 ай бұрын
The bread for our presenter pls cover shem
@SimphiweMtshali-t4p
@SimphiweMtshali-t4p 4 ай бұрын
Siyashesha ukwahlulela umuntu ufunda everyday, n we develop our skills now and then
@sphiwayinkosimthembu5004
@sphiwayinkosimthembu5004 4 ай бұрын
well presented my sister ungabanaki laba bahlezi be complaner🎉
@KonkeMhlanga
@KonkeMhlanga 4 ай бұрын
U welcome cc siyakuthanda
@MR_R_SMITH
@MR_R_SMITH 4 ай бұрын
Police station mama ayikho enyindlela
@tsmith1280
@tsmith1280 4 ай бұрын
Siyabonga maZondi uluphethe kahle uhlelo sisi.
@solanindlovu2688
@solanindlovu2688 4 ай бұрын
Welcome cc presenta manje sekhuluma igama ucc manje usafihlelwen
@masibongentuli3384
@masibongentuli3384 4 ай бұрын
Ehhen bekumel bajwayel kumbuz kuth Ubuya kuyiph indaw cc
@kweziMgumane-j9m
@kweziMgumane-j9m 4 ай бұрын
Ohhhh imibizo ayimihle kwesisimo uqale ena15 umfundisi umdlwengula. Stufuza kodwa bandla kwizinto ezinjena nkosi yam 😳😥
@nosiphothembekathembeka4582
@nosiphothembekathembeka4582 4 ай бұрын
Let's hope akathwele ngoba bayathwala abefundisi mab ngesbelethwo
@GugulethuGugulethu-tr5qb
@GugulethuGugulethu-tr5qb 4 ай бұрын
Awu wamhle Notlahla ndithanda voice yakho❤️❤️
@sifisozondi4114
@sifisozondi4114 4 ай бұрын
Ngodadewethu bantu kmele afunde kakhulu kulomkhakha kuningi angakfunda kwi legend uStufuza
@mhlangamusa2758
@mhlangamusa2758 4 ай бұрын
First class questions Nonhlanhla, nice presenting skills👌
@Zohara-BiBiZaman
@Zohara-BiBiZaman 4 ай бұрын
Akaboshwe lomfundisi uzotholukuthi akuyena yedwa alalanaye usewaqedile anatshitshi esontweni .
@ThulaniEnock-c7i
@ThulaniEnock-c7i 4 ай бұрын
Mmmm ❤mazondi hayi umuhle ntombi ngifisa ukukutshela ukuthi kube ngiyazenzela bengingakulobola kube ngiyakwazi umuhle ungumuntu wokulotjolwa ❤❤❤
@siyabongamofokeng5478
@siyabongamofokeng5478 4 ай бұрын
kodwa owathi abangagqkwa obrah impela ngeke alingene izulu
@jabuliledlamini4648
@jabuliledlamini4648 4 ай бұрын
Ngyayizonda intlupheko awuuuuu kodwa ngezingane zethu 💔💔💔😢😢
@yolandatatase2928
@yolandatatase2928 3 ай бұрын
I feel this mama's pain ,her voice thiza kunzima .
@Gaba2024-q8g
@Gaba2024-q8g 4 ай бұрын
Molweni apho Mamellow Zondi wamkelekile...Ndifuna nje ukuthi kubalandeli,eish kunzima ukubayi presenter,ngakumbi xa ungena experience engako.Senditsho kuba uyabonakala uZondi usemncane,maybe usandokuphuma eTertiary.Ndiyaqonda uyibuze by mistake le"yoku enjoy kwengane" instead of abuze ubusaba the so-called Mfundisi na.Ndicela simnike elakhe ithuba,uzakujwayela ukubuza imibuzo kakuhle.Danko🙏🙏
@ThuliJanet
@ThuliJanet 4 ай бұрын
Syakwemukela Sisi uphi kodwa stufuza
@mthokozisincube1246
@mthokozisincube1246 3 ай бұрын
Bopha umfundisi unamanyala,lafa izwe mthwakazi ,sophephelaphi uma kunje
@mohlalefipharoe2198
@mohlalefipharoe2198 4 ай бұрын
Lungstar buya Sthandwa Sam, siyakukhumbula ❤
@nokuthulaskosana-tq7md
@nokuthulaskosana-tq7md 4 ай бұрын
Let me not comment but cha ucc akalungise amaphutha lapha napha emubuzweni tjo am heart
@thembekilenomlanjana8749
@thembekilenomlanjana8749 4 ай бұрын
Mabavezwe impela lezikhohlakali ezizimela ngesonto
@mandlajeffrey6241
@mandlajeffrey6241 4 ай бұрын
Wathula 4 longtime, wangamitha une lucky
@happysgwebela8664
@happysgwebela8664 4 ай бұрын
Wena wakithi nondaba omuhle❤❤
@nkosinamandlagama2309
@nkosinamandlagama2309 4 ай бұрын
Some questions from presenter aykhona, ibuhlungu into eyenziwa ngabafundisi emasontweni
@Zamawuba
@Zamawuba 4 ай бұрын
Sahlupheka nomama bokuzama ezindlini sishiya ingane zethu phephisa mama
@snenhlanhlangubo-bi6pv
@snenhlanhlangubo-bi6pv 4 ай бұрын
Mfundisi ayyy ngoba kade siza shuthi ngoba kusuka nhlizweni banye bantu babolile bandla 😢
@TembisaMaluzana
@TembisaMaluzana 4 ай бұрын
Usisi makazame ukuba abafihle amagama abo couse kuyingozi oku akwenzayo ababuza amagama abo
@zamilelanga8028
@zamilelanga8028 4 ай бұрын
Abafundisi bamanga Jehovah 😢
@ConstanceMthanti-wo3wr
@ConstanceMthanti-wo3wr 4 ай бұрын
For me all the presenters are wonderful ❤❤❤❤
@nosimilozulu5496
@nosimilozulu5496 4 ай бұрын
Kwaze kwabhlungu💔🥹,koda uCc ukhuluma njengoCc owayezo confess kubaba wengane ukth wabulala ingane ngoba ikhubazekile,ama voice abo afana ncamashi
@LungaMayisela-w8y
@LungaMayisela-w8y 3 ай бұрын
Uqinisile yaz
@SonwabileZenzile
@SonwabileZenzile 4 ай бұрын
Welcome dear nonke nibahle guys❤️❤️
@davidmaseko9496
@davidmaseko9496 4 ай бұрын
Nice presenting sisi.. We love you
@priscillangcobo6356
@priscillangcobo6356 4 ай бұрын
Siyakwamukela ntombi yasebukhosini❤
@GabsileMabila
@GabsileMabila 4 ай бұрын
Ngaze ngakhala from Swaziland
@NomvulaSegale
@NomvulaSegale 4 ай бұрын
Umfundisi kumele aboshwe .ukhohlakele lomfundisi wamanga
@nosiphooqaah6771
@nosiphooqaah6771 4 ай бұрын
Kuningi u cc nhlanhlo ekusamele akucoshe kulaba abasisakazela uhlelo AMEN
@claudiamakhathini7515
@claudiamakhathini7515 4 ай бұрын
Welcome daliza...athi ngilalele indaba
@NtsikoFaku
@NtsikoFaku 4 ай бұрын
Siyacela S'tufuza usis Nonhlanhla nimeluleke ukudlwengulwa into ebucayi kabi. Ukwenza ijoke ngesigameko esibuhlungu kanje. I quote umfundisi uma eshumayela "uthi nasi I s'thandwasam (ahleke) then athi, uthi kusazoshuba uma siphuma lana" yini nje leyo ingane inukubeziwe and izozama ukuthola usizo kuloluhlelo. No ayikho right lendlela ayi handlishe ngayo ingane.
@nokwandanobangula6592
@nokwandanobangula6592 4 ай бұрын
Hamba uye esikoleni wena ngoba umfundisi ufuna ukuhlala elala nhawe
@NozukoMbhodiya-hi2ni
@NozukoMbhodiya-hi2ni 4 ай бұрын
Eish mina angsazi noma kuyicala ukuba nengane eyintombazana noma icala likuphi ......kanti yhini ngabefundisi Jesu
@guguk.p.mngoma8060
@guguk.p.mngoma8060 4 ай бұрын
Wayilahla cc ngithi uza kahle, usulibuzelani igama lengane
@Gugue-ht9su
@Gugue-ht9su 4 ай бұрын
Mna angthandan indlela obukise ngayo kule ngan uth uma ebheka umfundis uth nasi isthandwa sam thats totally wrong cc😢😢😢
@NozukoMbhodiya-hi2ni
@NozukoMbhodiya-hi2ni 4 ай бұрын
Siyakuthanda cc kodwa phela asisabuzi amagama abantu
@BuhleBuhlebenkosi-cd5fb
@BuhleBuhlebenkosi-cd5fb 4 ай бұрын
Yho girl funda ukwaneliswa okuthola ekhaya yabona manje uvumele ikhehla lizidalele ngenxa yokut ufuna ukuphila kahle nomfundisi uwrong kakhul and melajeze nje
@nkululekomajola7751
@nkululekomajola7751 4 ай бұрын
Ungambuzelani umuntu igama lakhe bese umfihla ubuso,girl,udomu.
@pkmnisi3434
@pkmnisi3434 4 ай бұрын
Yabhlungu inhliziyo yam bakithi umama nomoya ophansi ❤
@ThembaniMpungose
@ThembaniMpungose 4 ай бұрын
Usuthathiwe yini weMazondi
@nosiphothembekathembeka4582
@nosiphothembekathembeka4582 4 ай бұрын
ULisholani igama we Nonhlanhla
@SlindileNgcobo-nc1gn
@SlindileNgcobo-nc1gn 4 ай бұрын
Bekungakuhle if usisi engahcaza Sonke story kuqala ambuze imibuzo eseqedile ngoba UCC uyaphazamiseka Kanti thina sifunukuzwa story sakhe Sonke before questions plz
@nontonyide4381
@nontonyide4381 4 ай бұрын
Ai uyahluleka ukwenza kanjani ukusho igama lakhe ube ungamvezile
@NondumisoMtetwa
@NondumisoMtetwa 4 ай бұрын
Waze wonakala umfundisi jehova 🤞😭😭
@cindyqwa
@cindyqwa 4 ай бұрын
Siyabonga sisi Nonthlanthla ngosiphathela uhlelo kahle, kodwa kunegumbi lokwenza ngcono going forward please allow the guest to tell the story and elaborate how it started then interject with questions. Wamkelekile kwaye umuhle sisi
@BukiweSimama
@BukiweSimama 4 ай бұрын
Into zosokola kabuhlungu ku mama
@ItumelengQueenMaduna
@ItumelengQueenMaduna 4 ай бұрын
Siyakwamukela Mellody siyakuthanda kodwa abantu abalapho absbuzwa igama babuzwa ukuthi bsvelaphi nje sisi dankie dali ngithanda yhoooo voice ucula kamnandi neh!
@ZukiswaZukie-cj6pl
@ZukiswaZukie-cj6pl 4 ай бұрын
Hai uyakwazi bekezela wedade
@LESLEYNdwalane
@LESLEYNdwalane 4 ай бұрын
Siyakwamukela ekhaya
@jumanjiswallows4649
@jumanjiswallows4649 4 ай бұрын
Yhoo Voice yakho sisi iphelile utshwala ayina that thing ..makabuye uLungster wethu noStufuza siyafa iBass lana
@thabisomotsa1223
@thabisomotsa1223 4 ай бұрын
Sewunani kewena
@PinkanaDlaza
@PinkanaDlaza 4 ай бұрын
Ayi angize ngathanda ukuphawula kodwa lo cc uyahluleka nje ukuphatha loluhlelo ingane uyayizwa ikhathazekile yena ubyzy ubuza ingane amagama angasile ukuthi nje bayalalana gamalini lelo😢😢😢😢
@PromiseMsimango-j7n
@PromiseMsimango-j7n 4 ай бұрын
Kodwa ngomama esekhala😢😢😢😢😢😢😢
@SamkelisiweNdlovu-j3v
@SamkelisiweNdlovu-j3v 4 ай бұрын
Kodwa cc leyokuthi nasi isthandwa ayhlali kahle kuzwakala ngathi awnazwelo
@thandazilendlovu2977
@thandazilendlovu2977 4 ай бұрын
Sibonge Nonhlanhla ukusiphathela kahle uhlelo❤
@NokwandaMadinana
@NokwandaMadinana 4 ай бұрын
Thola iproof ukuze uma sekukhuluywa nebandla ube nobufakazi umbophe lo pastor
@MthokozisiSishi-v3t
@MthokozisiSishi-v3t 4 ай бұрын
Mina nesonto khohlwa njenge sdomu eskoleni.
@nonhlanhlashandu7732
@nonhlanhlashandu7732 3 ай бұрын
Ai sisi ngeke lo mntwana akalalani nomfundisi uyahlukunyezwa waze wa insensitive yazi nxxx nokusineka nje yini oysinekayo ngampela 😢
Players vs Corner Flags 🤯
00:28
LE FOOT EN VIDÉO
Рет қаралды 84 МЛН
How To Get Married:   #short
00:22
Jin and Hattie
Рет қаралды 26 МЛН
Will A Guitar Boat Hold My Weight?
00:20
MrBeast
Рет қаралды 269 МЛН
WHY MINA??  EPISODE 19// ANGAZI NGABENZANI UMAMA NEZINGANE ZAKITHI
47:18
Ngasinda esezothwala ngami uGuy | IZIGAMEKO ZEMPILO | S1-E36
10:58
Blaqlife TV+
Рет қаралды 21 М.
SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngamithisa uSugaMama ngephutha | S1 - EP111
15:46
SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngabulala umfwethu! | S1-EP1
20:49
Blaqlife TV
Рет қаралды 261 М.