SISHAWA ISIPOKI SENDIYA ESALANDWA INGANE EMATHUNENI

  Рет қаралды 233,205

siyeza tv

siyeza tv

Күн бұрын

Пікірлер
@NomusaKhuzwayo-oq3uq
@NomusaKhuzwayo-oq3uq 5 ай бұрын
Kodwa ngoboy wabo omuhle kanje sengathi ningasizakala in the name of Jesus Christ of Nazareth Amen
@thabsilechamane3774
@thabsilechamane3774 5 ай бұрын
This boy knows what he did and I think he’s afraid to admit it. Young people are doing things abangazazi
@JuniorWeGqom
@JuniorWeGqom 5 ай бұрын
wayezama ukuthwala lo
@AustineSikhakhane-gs4ck
@AustineSikhakhane-gs4ck 5 ай бұрын
You can say that again, he can't just be haunted
@christinanxumalo6811
@christinanxumalo6811 5 ай бұрын
​@@JuniorWeGqomkungenzeka kodwa ukuthi wenziwa omunye umuntu 😢
@moneziatwellnoko2897
@moneziatwellnoko2897 5 ай бұрын
If this agreement was done at thw age of 5 or 6 years this Boy wont remember that..... the entity i him knows everything and now its in control of him so it is the 1 that is hidding the trueth......
@gabisilengwenya-mu7gi
@gabisilengwenya-mu7gi 5 ай бұрын
But this thing started asafjnda umfana, usengacabanga ukuthwala eseyingane?
@lashyunky
@lashyunky Ай бұрын
I died when they said the ghost loves reading 🤣🤣🤣midnight
@mayaproject8325
@mayaproject8325 5 ай бұрын
This lady is showing a lot of respect for her husband. May the boy be cleansed by the blood of Jesus. May fasting and prayer be your weapon
@kingmzikimziki6140
@kingmzikimziki6140 4 ай бұрын
You will cos it more with that blood.. Why blood???
@mhlengimbokazi4106
@mhlengimbokazi4106 4 ай бұрын
Precisely prayer with conviction trusting the son of God Christ Jesus
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 4 ай бұрын
​@@kingmzikimziki6140Ukudideka kusekuningi,igazi lomuntu Lake lahlanza Ini savuka sezwa,impela kokwenza izinto zibe worse Uma kusakhulunywa ngamagazi abantu.lento inendlela yeSintu exoshwa ngayo
@nqobilesibiya3126
@nqobilesibiya3126 Ай бұрын
​@@sybongawiseman7565kuhle ukungaphawuli ngento Uma ungayiqondi
@asandiswathatomaphumulo-kp4oq
@asandiswathatomaphumulo-kp4oq 2 ай бұрын
Ingqondo yengane iphazamsekile kakhulu......inkani nj iyayibon nokweyisa kodwa sibonga ukuthi uyakwazi ukuuzehlisa nkosiyami nomaphinde ahluthuke Kancane. God bless you my son❤❤❤
@NellyMzolo
@NellyMzolo 5 ай бұрын
My Nephew had almost the same symptoms beside le yespoki, wayebuye abenolaka kakhulu, abuye Abe kind kakhulu, wazi isolator ebanganini uhlale yedwa eroomini yakhe, akana Bangani kamanje, he does not talk a lot, wayeka iskole (Tertiary) uma ubuza izinto uhlale enama answer angamanga ngathi khona omthselayo kuthi akaphendule athini. He was later diagnosed with Mental disorder ebizwa ngokuthi I Schizophrenia. Udla medication nje kuyi manje, bt uryt. Abamhamise ku Phycologist hlampe khona okuzovela ngomfana. This is so traumatising no Cc wam besezacile istress somfana wakhe. Umbono nje🙏
@siphesihlegumede181
@siphesihlegumede181 5 ай бұрын
Uqinisile kakhulu futhi cc wam baningi abanjengo boy and iningi labo lenza umonakalo omkhulu ekugcineni. In most cases labantu abanje abasuka bengenwa imimoya kodwa ne treatment yesilungu iyadingeka coz indlela wacabanga ngayo ayikho normal
@ThuleleniGcuma
@ThuleleniGcuma 3 ай бұрын
Lento isegcekeni kodwa inaka yena ngoba unemimoya abamlaphe ngesintu nangodokotela into abayenza ukuthi ungaphumeleli njengoba eyeka nesikole into abangenza yona nami ngikhula kodwa se kungcono ayipheli kalula iyalawula
@ThuleleniGcuma
@ThuleleniGcuma 3 ай бұрын
Njengoba idusha nomama isegcekeni kodwa iqondene naye
@alfredmoerane7562
@alfredmoerane7562 5 ай бұрын
Great program,we learning a lot thank you 🙏🏽
@khanyisocrowder7731
@khanyisocrowder7731 4 ай бұрын
Bhut Mduduzi. You're such a good man, may God Bless you bhuti
@TINYIKOSANGWENI-b2r
@TINYIKOSANGWENI-b2r 4 ай бұрын
Ngaze ngayithanda indlela okhuluma ngayo nalo boy bakithi bhuti wami uNkulunkulu sengathi engasibekela wena nomdeni wakho braaaazoooo👊👊🙏🙏❤❤❤❤❤❤❤
@HlengiweMbuli
@HlengiweMbuli 5 ай бұрын
Nkosi Jesus uwena inyanga enkulu umlulamisi omkhulu ngegama lakho jesu kuguqaphansi konke 🙌🙌🙌
@kingdom3834
@kingdom3834 5 ай бұрын
I believe what the mother says about performing a ritual. The boy needs deliverance. They might have done the ritual unknowingly.
@tbjdmgabadeli7073
@tbjdmgabadeli7073 3 ай бұрын
Yabuhlungu into
@ShelawJawa
@ShelawJawa Ай бұрын
Amen ngivumelana nawe uyayazi into lomfana
@ItumelengThulo-bp9do
@ItumelengThulo-bp9do Ай бұрын
Yini leyo deliverannce?? Usuphila isilungu umuntu omnyama wena...cela ungashlaz wena
@samzehelephant9578
@samzehelephant9578 Ай бұрын
​@@ItumelengThulo-bp9do 🚮 🚮
@NinoMbikwana
@NinoMbikwana 5 ай бұрын
usathane ophila kulomntwana,ukhishwa nge prayer and fasting,ubize iGAMA lika JESU KRESTU wase Nazareth,uthi ngomlomo wakho ngiyachela ngeGazi lika JESU indlu yonke ngaphakathi nangaphandle,uthi ngiyamphuzisa umntwana iGazi lika JESU KRESTU,ukwenze for 7days to 21days uzolubona ushintsho🙏🏽
@NinoMbikwana
@NinoMbikwana 5 ай бұрын
Abanye abazali ababoni futhi abanaki ngabantwana babo,lento yobusathane ibamba I youth kakhulu ngama phone,kunezinto abazijoyina bengabazi ubungozi bayo,kanti sebemema usathane ezimpilweni zabo,baqale ukuzwa ama voices,kwabanye kungena ngamaculo abawalalelayo kanti aculwa abantu abazinikela kusathane,ingane iyakhulekelwa,Nama phone ayakhulekelwa,namakamero abadala kuwo ayakhulekelwa,nezingubo abazigqokayo ziyakhulekelwa🙏🏽
@NinoMbikwana
@NinoMbikwana 5 ай бұрын
Ingane Uma isingenwe usathane,ihalela ama drugs,utshwala,ugwayi,ihamba ama club ebsuku,idelele abazali,ithande ukuzivalela yodwa ihlala ifake ama earphones idlala lomculo owrong onenhlamba ,,umthandazo oyosiza,nothing else
@No2HeartStoppingClotShots
@No2HeartStoppingClotShots 4 ай бұрын
​@@NinoMbikwana usho uliphinde... Life is spiritual and people take things lightly.... When we tell them to focus on Jesus only, most laugh at us
@bluesky1685
@bluesky1685 4 ай бұрын
uqinsile... kmele ahambe ayohlala esontweni bamlaphe khona ngokomoya... noma iskole sabefundisi.
@bhekingcobo8643
@bhekingcobo8643 4 ай бұрын
Iqiniso yilo lelo. Kubuhlungu uma izingane zethi ziba nezinkinga kanti nathi uJesu asimazi
@buciemaphosa3954
@buciemaphosa3954 5 ай бұрын
Okunye ke this boy knows the truth n this thing is controlling him😢
@ZandileMemela-v9y
@ZandileMemela-v9y 5 ай бұрын
Lukhona uNyazi luyaphila akeniye kulo uzophila.
@ZamaNdlovu-b4p
@ZamaNdlovu-b4p 5 ай бұрын
Exactly imenza asho lokhu efuna bakuzwe and ubhuti imenza a understand ngendlela yayo
@nolwazisibisi4493
@nolwazisibisi4493 4 ай бұрын
​@@ZamaNdlovu-b4p uyabona yin lento I understandisa ngisho uMdu 🙆‍♂️🙆‍♂️
@SipoMuyedziwa
@SipoMuyedziwa 4 ай бұрын
True
@mbalenhlemthembu2605
@mbalenhlemthembu2605 4 ай бұрын
@@nolwazisibisi4493Hhay nami i was shocked shame . . Uyamthanda lomfana uMdu. . Kanti kwabanye akadlali ubuza very hard questions
@AyandaAndile-v3z
@AyandaAndile-v3z 5 ай бұрын
Kuzolunga senifike ekungcineni.ngifissa sengathi kungafika umuntu ongeke adlale ngalomndeni.THULELENI ISIFIKILE MAKE THINGS HAPPEN.SEKUKHANYILE POWER 💪🙏
@MilaniNdlo
@MilaniNdlo 5 ай бұрын
Im so proud off you But Mdu and your team Guys 👏👏👏👏umsebenzi wenu Muhle
@thembiencube-s2u
@thembiencube-s2u 5 ай бұрын
❤❤❤❤
@alpha6756-j2d
@alpha6756-j2d 4 ай бұрын
😢😢😢i can relate to this. Nathi sike sahlushwa wumfana, he was behavin similar, we tried by all means to discipline him to a point whr we realised akayedwa.Savele sayobheka kwababonayo. We later discovered he had started smoking dagga, and we almost lost him. The bigger issue was that wayengayenzelwanga imbeleko, hence wasnt protected. We did that and it was a 360 degree turn for us
@mthokozisimthembu6390
@mthokozisimthembu6390 5 ай бұрын
The bible says if umoya wobumnyama ukhishwa lapho uhlala ukhona uyahamba uyolanda abanye omoya abancolile abaw7 abanamandla ukudlula wona lo okhishiwe bese babuyela ndawonye Uma usukhishiwe lo Moyà don’s stop praying and trusting lord Jesus
@xolaniKhambule-fo8yq
@xolaniKhambule-fo8yq 5 ай бұрын
Ohuuu Nkosi,nami ngibhekene nenkiñga ethi ayifane nale kumzukulu wam.Ongasiza Bandla akavele. 43:35
@tmgazi4778
@tmgazi4778 5 ай бұрын
Khona ubaba olapha e Mpangeni ongumthandazi uyasiza ukhonza kwa Shembe
@gloriathabileximba-ss9hq
@gloriathabileximba-ss9hq 5 ай бұрын
USHEMBE UNYAZILWEZULU ongakusiza mahala ENANDA EBUHLENI
@enhlemthethwa3738
@enhlemthethwa3738 5 ай бұрын
Ushembe unkulunkulu yini?
@phumimabanga962
@phumimabanga962 5 ай бұрын
​@@enhlemthethwa3738Ubuzwa into yokubuzwa. Abantu bakwaShembe baye bacabange ukuthi uShembe uNkulunkulu. Akusibo bonke abantu abasizakalayo kwaShembe
@sfisoshangase
@sfisoshangase 5 ай бұрын
​@@enhlemthethwa3738ey fusegi wena hamba uyomsiza wenake nithanda kabi ukukhuluma nina bo doti abangenasizo
@LizekaMdoda-gv1xp
@LizekaMdoda-gv1xp 5 ай бұрын
Maka fune Thixo qobo ngoku ayisafuni shembe umntu zobuya
@chief9462
@chief9462 5 ай бұрын
​@@enhlemthethwa3738yabonake sisi uyaganga. Ubuza kabi.
@bluesky1685
@bluesky1685 4 ай бұрын
uyahlonipha lomndeni uyathandeka... uyabonakala ukuthi abazali banemfudumalo.
@KwaziImbongo-w8h
@KwaziImbongo-w8h 5 ай бұрын
bhuti Mkhwanazi uyasebenza God bless you 🙏
@thandiweFaxayi
@thandiweFaxayi 4 ай бұрын
Dear Lord heal this boy in the name of Jesus amen
@mpumemtebeni979
@mpumemtebeni979 5 ай бұрын
The interviewer seems like a humble person
@thembiencube-s2u
@thembiencube-s2u 5 ай бұрын
Am sorry for this boy may God bless him
@syandanhlaka7014
@syandanhlaka7014 3 ай бұрын
He is
@mahlakothaba9720
@mahlakothaba9720 Ай бұрын
He is ❤
@mphoclaudette5915
@mphoclaudette5915 5 ай бұрын
His spirit is caged, this is evil spirit oporating in him hence the isolation and the changes because a demon can never be in the same place with a human...I pray for his deliverance in Jesus's name amen!
@bongiwesithole9376
@bongiwesithole9376 4 ай бұрын
Ngegama lika Yesu kuza kulunga bazali baka Nkosi siyanikhulekisa imimoya emdaka iphume ihambe iyemahlathini ngegama lika yesu Am🙏🙏🙏
@amandaangel520
@amandaangel520 4 ай бұрын
Ah Bhuti Mdu I see your efforts 🙌🏽🥺ngokufuna ukumkhipha
@LizzieZuma
@LizzieZuma 5 ай бұрын
Bakwethu Mina ngingu mama ongayedwana abantwana bawu 6ukukhetha uJesu kuphela ossiza Abantu umabeza ngeqiniso kuye Amen
@khanyisanimanqele9896
@khanyisanimanqele9896 5 ай бұрын
akuna Jesu la owelapha isilwane.
@WelcomeJafta-go9gy
@WelcomeJafta-go9gy 2 ай бұрын
Akho jesu lana olapha isilwana
@AyandaMbatha-t8k
@AyandaMbatha-t8k 5 ай бұрын
Such an incredible programme reality
@LuckNyathi
@LuckNyathi Ай бұрын
So much love for the presenter, what a humble familly.❤
@mza472
@mza472 5 ай бұрын
Your child also took part in the ritual. He will deny it. Especially high school kids.
@SifisoNgqulunga
@SifisoNgqulunga 4 ай бұрын
Talk truth. Boy what. You did so that. You can get. Yel
@SifisoNgqulunga
@SifisoNgqulunga 4 ай бұрын
Help
@BongiweTembe-qd2hj
@BongiweTembe-qd2hj 5 ай бұрын
Nkosi nguwena wedwa umlamuleli wethu nkosi khumbula lomndeni😢💔👏
@evidencenontuthukonyirenda5820
@evidencenontuthukonyirenda5820 Ай бұрын
May the Nyirenda family find help bakithi, ibuhlungu lento. This boy has a huge future ahead of him
@thelightoftheworld4303
@thelightoftheworld4303 5 ай бұрын
This guy is being haunted by the demonic altar he needs a deliverance that will set him apart. Its like benza a soul tie between him and these spirits, Jesus can conquer this ukuya ezinyangeni will only make things worse as time goes on.
@fadzaidickson58
@fadzaidickson58 5 ай бұрын
Ya....he opened up a portal
@khanyiswangcamu654
@khanyiswangcamu654 4 ай бұрын
May god protect this family and heal the Son and Jesus name.
@NomthandazoNxasane-mt2cs
@NomthandazoNxasane-mt2cs 4 ай бұрын
Haw Mduduzi moyawkho muhle nesizotha nothando khuluma khle nabantu ngycela Yesu akubusise ukhule uze beykhehla akngcinele nomndeni wkho ndodanaymi akkhusele nasezintweni lezi ezihlupha bantu bakithi symthemba Thixo Amen
@sydtheking4950
@sydtheking4950 5 ай бұрын
We have prayer session on the 7th of September,I been helping lot of ppl of lot of such cases ,by Christ only ,I wish they can attend
@athikhandayo
@athikhandayo 5 ай бұрын
Ngaze ngafisa ukusizwa but ngkude nendawo
@mphoclaudette5915
@mphoclaudette5915 5 ай бұрын
Where please...?
@NoyiseCynthia
@NoyiseCynthia 5 ай бұрын
Jesus Christ is the Lord and He is our helper not man or woman of God's but Jesus Christ alone
@sydtheking4950
@sydtheking4950 5 ай бұрын
@user-gh3fl5sg6z so u don't pray for God's people u let them suffer ??which Jesus r u representing cos He commanded the entire Body to cast out devils n heal the sick,u have issues with God's servants and wanna bring yo bitterness here and drive away people from Christ by yo own wrong doctrines,Jesus used The Apostle and all He chose and anointed ,Paul on his way to kill God's children Jesus Appeared to him yet He never helped him,He sent someone to help him to see again,Cornelius who was very loyal to all the Jewish customs and laws saw an angel tht never helped him for his salvation but said sent to Jopa n call Peter who will give words to b saved by,so pls quit bringing here confusions n yo bitterness against whoever made u hate God's genuine servant,this tells me tht u don't obey The Lord Jesus Christ in saying go to all the world and preach the gospel,u are opposing Him,u are here against the Holy Spirit wanting to help His people n u even mention the Name of the Lord yet u wanna make people to not come to Christ and get help for free,go n repent and quit treating Christ as though He is an idol,cos He is Master and uses people all over the world to express His Glory and love towards them
@sydtheking4950
@sydtheking4950 5 ай бұрын
@user-gh3fl5sg6z who said man and women of God are Lords??u exposing yo own blindness here and bitterness,what happened,they took your money?,now u r out against the Holy Spirit.,?be carful and let God help His own people as He decides
@NkeleManana-k8b
@NkeleManana-k8b 5 ай бұрын
My handsome son. May God heal the broken heart🙏. God is with you family
@NoziphoMthethwa-u5c
@NoziphoMthethwa-u5c 5 ай бұрын
Lomfana kwayena inqondo ayisekho rayt yaz bakity
@thembelakhuzwayo547
@thembelakhuzwayo547 5 ай бұрын
Ngicabanga ukuthi akusona isipoki lesi cishe yidimoni leli. Isipoki asingeni emzimbeni womuntu, kodwa siyazipokela nje kuphela, futhi asigxili kumuntu oyedwa. Kukhona umungcwi wonake uyesabeka kakhulu, awubonwa kalula, nami sengake ngawubona. Wona uba ngumuntu omude cishe u-2.5 metre ubude, izinyawo zawo azithinti phansi. Ngaphambi kokuwubona kwaqala kwashaqa izinwele, ngase ngiyibona indoda ende, emhlophe njengeqwa, kusuka ekhanda kuze kuyoshaya phansi ezinyaweni. Isikhathi kwango 9 ebusuku endaweni yasemakhaya, ngangihamba endleleni yesiZulu ehlathini. Isipoki sona ngasibona ngiseyibhungu ngigade umuzi, wakwamakhelwano, ngaphiswa ukuchama ngo 12:30 ebusuku, kumnyama kakhulu, ngathi ngiphuma ekamelweni engangilele kulo ngizodlula ephaseji, ngabona amehlo kuphela ebumnyameni, athe esuka akhula, aphinde akhula aze abamakhulu, lilinye lalingana nekhanda lomuntu, okuthe emva kwalokho kwabhamuka, kwacisha. Ngase ngithi fusek, ngangihamba ngayochitha amanzi, ngabuya ngalala kwaze kwasa. Okwesithathu ngangilele ngedwa endlini kaloto, ngaphupha kabi ebusuku futhi ngagcindezeleka, ngiphaphama, kwathi eceleni kombhede ngabona indoda enomlilo esiswini, ingibuka ngamehlo anomlilo, ngezwa ngesaba, ngagubadela kwaze kwasa. Idimoni lona lingena kumuntu, limhlukumeze lingaphakathi kuye. Imithi yesintu iyasivimba isipoki kodwa idimoni lifuna umthandazo kuphela. Lensizwa ayizile ukudla ithandaze, lizophuma kuyo.
@NomfundoLuthuli-m2k
@NomfundoLuthuli-m2k 4 ай бұрын
😂😂😂😂 yini idimoni kuqala🤣 niyahlekisa kdw maseningenwe ukukholwa
@nomalangamaphumulo
@nomalangamaphumulo 4 ай бұрын
Ushaya khona he needs those pastors abenza deleverance
@brianmpiloqwabe4239
@brianmpiloqwabe4239 4 ай бұрын
@@NomfundoLuthuli-m2k KHUZA PLEASE.🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
@ThembakaziNcedo
@ThembakaziNcedo 4 ай бұрын
Rebuke and command this spirit mama and keep on fasting.. this kind of spirit is very stubborn..fast and pray dear nothing impossible with God
@NhlakaniphoMokoena
@NhlakaniphoMokoena 5 ай бұрын
Bayosizwa Kristu Jesu kuphela
@NonkanyisoVeco-q3q
@NonkanyisoVeco-q3q 5 ай бұрын
So true
@ZamaNdlovu-b4p
@ZamaNdlovu-b4p 5 ай бұрын
Exactly and fasting
@WellyManyama-hz5xw
@WellyManyama-hz5xw 2 ай бұрын
Boy knows, but that spirit is denying him to say truth ,coz it already found a place
@XolisileMthembu-u7p
@XolisileMthembu-u7p Ай бұрын
True
@siyabongangcobo7663
@siyabongangcobo7663 5 ай бұрын
😢😢😢 lendoda sengathi mphathi wohlelo uyi understand nalakufanele khona nizongasitholi isixazululo Uma uzoyiseka kanjena so please
@thamimbatha1467
@thamimbatha1467 4 ай бұрын
What a magnificent content, continue with the good work my crew…
@remandlo
@remandlo 4 ай бұрын
Using a phone should not be a problem if he is going to use it under supervision but for him to use it on his own he will be tempted to go and watch the blue movies and in the process the creature will gain upper hand in his life. I wish he can be freed from this evil spirit in the name of Jesus Christ, our personal Saviour. Amen...
@phumzilegoge5452
@phumzilegoge5452 Ай бұрын
Syabonga Bhuti MDU Kuba baba esizweni nkulunkulu akukhulise emsebenzini wakho akulondoloze
@NhlakaniphoMokoena
@NhlakaniphoMokoena 5 ай бұрын
Izinyanga nezangoma ngeke zikwazi ukususa imimoya Kristu Jesu kuphela
@ntokomazungus789
@ntokomazungus789 5 ай бұрын
YEBO UMOYA UKHONA WOMKHATHI.UYANGENA KUMUNTWANA,UNENKINGA LOMOYA FUTHI UYAWUBULALA UMQONDO WOMNTWANA.KODWA ISISOMBULULO UKUTHI ATHOLE UMKHULEKO NABAZALI BAZANE NONKULUNKULU. EKHAYA KUBE YIKHAYA LOMKHULEKO..UMNTWANA ATHOLE COUNSELING KUMUNTU OKHOLWAYO AZOVUMA ZONKE IZINTO ASEDLULE KUZO,MAQEDE AKHULEKISE..ISIBUKO BAYASITHANDA ABASEMKHATHINI BASEBENZA NGASO..NGINGANITSGELA OKUNINGI NGOBA NAMI BENGINEZINGANE EZIHLASELEKILE 2 WONKE WAMANTOMBAZANE, KUKHO KONKE KWASUKA NGOBA NGIVUME U JESU UKUBA UYINKOSI NOMSINDISI..ZAVELA ZONKE IZINTO..ZABUYA IZINGANE EMKHATHINI..SO UMOYA OMUBI UKHONA UHLUKENE KANINGI..ABASIZE BANGAYI EZINYANGENI NGOBA KUBA WORSE..JESU ABASIZE NENGANE..
@ZOE_NtombiYaseMancwabeni
@ZOE_NtombiYaseMancwabeni 5 ай бұрын
That's just an opinion mfeth. It does work for others
@Malindz8094
@Malindz8094 5 ай бұрын
Amen
@ZukoChafuza-sl3cs
@ZukoChafuza-sl3cs 5 ай бұрын
Jesu waphi lowoo😢
@phiwilezodwa279
@phiwilezodwa279 5 ай бұрын
Bayabaleka nje abazalwane bathy basaba ukufa
@CeliweMyeni-zr2lj
@CeliweMyeni-zr2lj 4 ай бұрын
Yabona nje ngoba umama uyakhuleka aka followe u DJ Vuma ku face book ake avakashele esontweni lakhe lowo develi uzophuma eqashe uJesu okhulekwa ilowababa unamandla Good luck UJesu Kristu uYinkosi
@nolwazisibisi4493
@nolwazisibisi4493 4 ай бұрын
Mdu iyamu understandisa lento . Angaz noma niyabona yin . Akazezwa nokuth abazali bakhala ngali 🙆‍♂️🙆‍♂️🙆‍♂️🙆‍♂️🙆‍♂️🙆‍♂️
@brianmpiloqwabe4239
@brianmpiloqwabe4239 4 ай бұрын
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣KUDLALWA NGENGANE. AYINALUTHO LENGANE. TEEN STAGE NJE
@thandokazigqeba5136
@thandokazigqeba5136 Ай бұрын
😂😂😂 yuuuuuh jeso
@nobuhlesikobi5914
@nobuhlesikobi5914 4 ай бұрын
Satan ngyamnyanya, what a handsome boy. Wathatha lento ethi uzophila kanti izomgqilaza. Maybe he join it online
@buciemaphosa3954
@buciemaphosa3954 5 ай бұрын
Bhuti Mduh u such a great father❤
@Noface_Nocase_359
@Noface_Nocase_359 4 ай бұрын
this boy summoned this demon to be bright at school uthwale ngale spoki sendiya he knows what he did
@nkalakathabeybuza
@nkalakathabeybuza 5 ай бұрын
Ngyawbonga lomndeni ngoku khetha ukulwa ngamandla omkhuleko kuphela
@sanethehappypill
@sanethehappypill 5 ай бұрын
But why engasebenz xesha elingaka
@enhlemthethwa3738
@enhlemthethwa3738 5 ай бұрын
​@@sanethehappypillUBA?
@ongeziwedamba8902
@ongeziwedamba8902 4 ай бұрын
Wandikhumbuza umfana kuccwam, May be healed in Jesus name amen
@Francinah-j8k
@Francinah-j8k 5 ай бұрын
Nqondo ka mfana iphazamisekile udinga usizo
@nonikomaluleks317
@nonikomaluleks317 5 ай бұрын
Nami ngibona lokho
@xolelwamkona3250
@xolelwamkona3250 14 күн бұрын
Only Jesus Christ can heal and deliver him, firstly he has to accept Jesus as the Lord and Savior , I believe Jesus can deliver him🙌🏽🙌🏽we are praying for deliverance in Jesus name
@NonkululekoMkhize-p5v
@NonkululekoMkhize-p5v 5 ай бұрын
Ba join osathane lezingane zidudeni ngisho ekhuluma uyezwakala udidekile,
@MaAntizzaHOTMAMA
@MaAntizzaHOTMAMA 5 ай бұрын
Umtwana akasakhulumi iqiniso usuyanguthaza.wayothwala ngespoki umfana ukuthi ahlakaniphe eskolweni usuyasaba ukusho ngoba sekunenkinga kwangathi angasuka kubazali ubhuti akhulume naye eyedwa ebezosho konke akhululeke .
@busisiwemichelle5391
@busisiwemichelle5391 5 ай бұрын
Lami ngibona kanjalo ukuthi umtwana akakhulume iqiniso ukuthi kahle kahle kwenzeka ntoni ukuthi angenwe yilento
@thandomoyo3783
@thandomoyo3783 5 ай бұрын
Qiniso lami yikho engikubonayo wahamba wayothwala kodwa usaba abazali
@mlungisihlongwane8874
@mlungisihlongwane8874 5 ай бұрын
I fully agree with you guys Nami ngibona kanjalo
@nomalangamaphumulo
@nomalangamaphumulo 4 ай бұрын
I don't think so yazi lezingane zicurious they read scriptures ezingazi understand from izinto zasathane even internet they open portal
@snethembankuh3502
@snethembankuh3502 3 ай бұрын
Wathwaliswa Uwena ? Musa nje Ukuba noMqondo omfishane Awkwazi ukugomela ngento Owawungekho Yenzeka Kumuntu Ongamazi .Uma Ungazi uzothini Thula Noma Wathwaliswa Uwena ke Mgeze ke Umfana .Ibuhlungu lento Lomndeni Obhekene Nayo Wena uBusy Wenza Nonsense Speculations. KHULA !
@thammysithole8423
@thammysithole8423 5 ай бұрын
Nice program i am following but there is no feedback on the previous programs
@ThembisaNonsikelelo
@ThembisaNonsikelelo 5 ай бұрын
Ngyabingelela ngyamuzwa ubhuti exoxa mina ngila ku Gwala eduze kwase Lamonti bengicela ukwazi wasizwa eliphi isonto mina nginenkinga yamaphimbo akhuluma kimi kusukela ngo 2021 izinyanga sengizihambile zehluleka zonke lezinto zikhuluma imini nobusuku nakimi ngyafunda eSwinton sengze ngama ngba ziyangiphazamisa😢😢😢😢
@Blaze_ooz
@Blaze_ooz 5 ай бұрын
​@@ThembisaNonsikelelonganeyami kwaze kwabuhlungu bekithemba lakho kuThixo uthuthuzeleke akahlulwa lutho umavula kuvaliwe ngizokukhulekisa nganeyami ❤
@thammysithole8423
@thammysithole8423 5 ай бұрын
@@zandilesebatlelo3000 I don't listen to ukhozi I am not subscribed to it
@thammysithole8423
@thammysithole8423 5 ай бұрын
@@thabisilezulu7249 I don't listen to ukhozi
@zandilesebatlelo3000
@zandilesebatlelo3000 5 ай бұрын
@@ThembisaNonsikelelo Hi Thembisa,ngicela ubhalele uMduduzi Mkhwanazi yena Lo we Thuleleni organisation azokizamela ukukusa kuUkhozi f m yibona abazokuzamela usizo. Good luck
@nonhlegcabashe1001
@nonhlegcabashe1001 4 ай бұрын
Yaze yabuhlungu intaba yalomnfana ungathi lento imphambanisile umqondo noma ekhuluma ungathi akuyena😢😢
@sibongilemsimango-pz5yw
@sibongilemsimango-pz5yw 5 ай бұрын
Uyasebenza bhuti Mdu knkosi ikuphe iminyaka emining yokuphila. Muhle msebenzi wakho
@SphesihleMaphisa
@SphesihleMaphisa 3 ай бұрын
Impela lomtwana lespoki uyasazi yazi udlala ngabazali nje😢
@SenelisoNelie-k3n
@SenelisoNelie-k3n Ай бұрын
Nd usazi ngampel 🥹
@ZamazwideNdwandwe-bs4dk
@ZamazwideNdwandwe-bs4dk 5 ай бұрын
Yooo wamuhle boy Thuleleni syacela ningenelele🙏🙏🙏🙏🙏
@MadewaQondile
@MadewaQondile 2 ай бұрын
Siyawukhuza lomoya omubi kumfana uNkosie ngegama likaJesu Amen
@snokuhlezamaluthuli145
@snokuhlezamaluthuli145 5 ай бұрын
koda ke akukho okusemhlabeni nokudalwe emhlabeni okungahlula uJehova.
@LiyakhaNgesi-nx3tf
@LiyakhaNgesi-nx3tf 5 ай бұрын
Eyi jesu waze wamhle umntwana ngenelela nkosi nithembe uthixo bakwithi 👏👏🙏
@NcamisileMbatha-sv8xb
@NcamisileMbatha-sv8xb 5 ай бұрын
Vele uSathane akayfun into enhle, uNkulunkulu akahlulwa lutho uzosizakala abakhuleke
@MotlalipulaAknessMofokeng
@MotlalipulaAknessMofokeng 5 ай бұрын
Only prayer will help this family 🙏😢
@DollyDNgidi
@DollyDNgidi 5 ай бұрын
Bazali mthengeleni Rosali emaRomeni.nimthengele iphepho amaRoma uyishunqise njalo nasemini
@nomusafakude
@nomusafakude 3 ай бұрын
Itholwaphi
@stofunduduzokhawula6074
@stofunduduzokhawula6074 5 ай бұрын
Bafo kubaluleke kakhulu uku understand ne side labazali,coz la bafo umfana busuzwile ukuthi is being controlled by the darkness,ngoba itopic now is about not understanding ingane yabo ekube eyabo from ekuqaleni kwaze kwazoba inamhlanje. So bafo angilwi kodwa umfana akuliwe nomoya omubi ngoba akekho normal kwaythina esicishe slingane naye syambona ukuthi he's not normal
@thamsanqamkulisi6135
@thamsanqamkulisi6135 5 ай бұрын
He joined "SECRET CULT society" without knowing, only anointed man of God can help, seek help from Jesus. (TGGICA Ministry)
@VusiTyeda
@VusiTyeda 5 ай бұрын
Enkosi tata mkhwanazi Ubuntu bakho ungabulahli uyongena ngemisebenzi yakho emihle ezulwini❤
@nomfundoangel789
@nomfundoangel789 5 ай бұрын
Lezizingane ziyafana nginitshele mina. neyami injalo ayisadli nokudla ,ihlala eroomini ayiphumi,ayikhulumi namintu, ithe nje recently yona kade yafa lomunt esimbonayo akusiyo..uma kwenzekile yaphuma iphuma uma iyeskholeni,eyenzi lutho lendlini izazela ifoni yayo ,nombhede nezincwadi qha,ayinabangani
@alpha6756-j2d
@alpha6756-j2d 4 ай бұрын
😢plz tak a very close attention, he cld b on drugs secretely had the same problm
@ciermtandahokolo8628
@ciermtandahokolo8628 4 ай бұрын
Sukumani sisi, u cousin wam washo Ena 14 namhlanje una 34 unjani?😢😢
@MaureenDlamini-y2f
@MaureenDlamini-y2f Ай бұрын
Umtwana ozovalelayo might be on drugs Nina ningaboni endlini. Thina ekhaya sinabawu 2 abanze kanjalo sathola late ukuthi bakuma drugs.
@AYANDAGUMEDE-nn5hn
@AYANDAGUMEDE-nn5hn Ай бұрын
Kuzo ukuthi..demon elingene kuma 2000 yingakho zinjena lezi ngane
@GraceNgwenyama
@GraceNgwenyama 4 ай бұрын
May god protect this boy from evil spiri in jizas name amen
@BeautyRadebe-kw6qs
@BeautyRadebe-kw6qs 4 ай бұрын
They way he is laughing, it's shows that he knows but afraid to tel
@mzamogumede7471
@mzamogumede7471 4 ай бұрын
Like I'm asking myself why is he all so smiley
@sibongileMkhize-kt6vm
@sibongileMkhize-kt6vm 4 ай бұрын
nginaye umfana ofana nalo ozivalela endlini akwakwazi nokugeza sometimes ngize ngithethe kodwa kuyafana uyazivalela. Noma bembiza abangani akaphumi
@SithandiweSidzumo-eb8ny
@SithandiweSidzumo-eb8ny Ай бұрын
Then uzivalela wenzani and wena ucabanga ukuthi noba kwenzekani
@TSK-i6w
@TSK-i6w 5 ай бұрын
Asiphelelanga esi story or abazali nabo sebe mentally affected kwa ukuhleka oku kodwa kubi. Hayi mabancedakale bethuna. Sistrongo esispoki , kwa presenter ingathi ibudideka.
@Zinhle-mm6bj
@Zinhle-mm6bj 4 ай бұрын
Eish this is shocking,this child honestly doesn't know that maybe one of his friends or someone close to the family dis this to him.People can go to the cemetery and use that spirit to hurt the family just to make them suffer.May God take over this and intervene 🙏🏼
@nhlanhlazwane4294
@nhlanhlazwane4294 4 ай бұрын
Yebo manje ababonayo bacabanga ukuthi baya emathuneni But then again there is mental dipression and uzalwa ABANTU abadala he is running away from life
@NomfundoManqele
@NomfundoManqele 14 күн бұрын
I think ushaya emhlolweni ngiyaku believer mina, it's a sad story kulo mndeni
@NandiphaBam
@NandiphaBam 5 ай бұрын
Lomfana wachola wanikezwa I toy yodlala ngumntu owayeyothwala then waxakwa yiko kumenzela izinto ezimbi wasele eyilahla ,uhlangene nalomfana wasele eyinikeza lomfana ,wayijabulela lomfana kanti izoletha ubunzima
@bluesky1685
@bluesky1685 4 ай бұрын
ey nama ndiya akhohlakele... maybe theres a gift aythola eskoleni or wadla lokudla abahlezi besipha kona kodwa bona abakudli. nabazali nabo abakhumbule ukuthi ayikho yini i gift abake baythola from loluhlanga olunye.
@Glamourboy15_lyrics
@Glamourboy15_lyrics 5 ай бұрын
Ngicela uzame lokhu . Thatha itin elibhoboze ngaphansi uye emfunen mase ufika uthi khanini amanzi umtshene ukuthi angakulandeli if engacwele amanzi uhambe ungabuki emumva uyongibonga
@spanelaspakx1550
@spanelaspakx1550 5 ай бұрын
Ithini ulishiye emfuleni iyashoda nkulumo bafoh
@VusiTyeda
@VusiTyeda 5 ай бұрын
😂
@nomathembangcongo9457
@nomathembangcongo9457 5 ай бұрын
Yeka sekuhlakanipha kuvale imbobo zetin😂😂kusho konyiwa
@Ma23595
@Ma23595 5 ай бұрын
Please ngisacela lenkulumo bakithi iyosisiza ngelinyilanga nathi.
@Ma23595
@Ma23595 5 ай бұрын
​@@nomathembangcongo9457😂😂😂😂😂😂😂
@nonkululekowendy7936
@nonkululekowendy7936 5 ай бұрын
Siyabonga bhut mdu umsebenzi wenu muhle sengath bengasizakala bonke
@CononoCashibe
@CononoCashibe 5 ай бұрын
Kodwa naye umfana uma ekhuluma ngathi akukhulumi yena ngoba yonke into abambuza yona ngathi nokuyingabaza neshiwo abazali bakhe simfisela ngathi ngaluthola usizo lomndeni
@NomfundoManqele
@NomfundoManqele 14 күн бұрын
Hambani niye e Buhleni Ebandleni lama Nazaretha kwa Shembe izophuma u Nyazi LweZulu lunamandla kakhulu 💯
@thobilematutu9475
@thobilematutu9475 5 ай бұрын
Ngicela niye e The Revelation spiritual home uzosizakala mahhala hha
@LethiweHadebe-e8j
@LethiweHadebe-e8j Ай бұрын
Uqinisile yaz kodw cc futhi njer engafunda okuningi njer
@zanelepatiencechappen2137
@zanelepatiencechappen2137 4 ай бұрын
God will bless your ll children of God
@Nqobbile9120
@Nqobbile9120 5 ай бұрын
Umfana akabuyele eskoleni nkosi yami. Somxhasa nkosi yami
@PromiseNgongwane-e8e
@PromiseNgongwane-e8e Ай бұрын
Some people says "uyayati intfo lemphetse" but being "possessed" its a difficult this...if you're not spiritual you won't understand it... this little man needs someone who is gifted someone who understands spiritual things....he actually needs Christ .
@BonkekileNdlovu
@BonkekileNdlovu 5 ай бұрын
Uyabona njengoba nithi ibike ibe nasezibukweni, kungenzeka ngempela usathane owaqhamuka ngefoni lama pockmon. 😢 Kwaze kwathusa
@bhekingcobo8643
@bhekingcobo8643 4 ай бұрын
Maybe the family should look for the testimony of Vhukosi Sono. I think bangasizakala.
@MakhobaAngel
@MakhobaAngel 5 ай бұрын
Umthandazo mama wakhe ngi happy ngoba niyabona ukuthi its demonic
@FikileDuma-mp6pw
@FikileDuma-mp6pw 5 ай бұрын
Uyakwazi akwenzayo lomfana sizokhuleka ujehova ukhona unyazi lwezulu ngiyalwetha kakhulu🙏🙏
@PatriciaZwane-pw7qp
@PatriciaZwane-pw7qp 5 ай бұрын
ndodana yami ngikufisela sengathi ungalithola usizo
@thandwayinkosisimelane
@thandwayinkosisimelane 5 ай бұрын
😭😭😭😭😭Jehova ngenelela kulomndeni alukho olungenzeke kuNkulunkulu
@asandamaphanga1159
@asandamaphanga1159 4 ай бұрын
This boy pisses me off ngob lent ngath iyamujabulis 😭🖐🏾uloke ehleka he is not remorseful
@Blackkavanje
@Blackkavanje 4 ай бұрын
Aish...wena uwuhlakaniphile ke ..cant you make out from the story ukuthi he is no more normal...awukho sensible kwawena...the parents have accepted who he is..and he is better mow....ake uthule mawnganayo into eright ongayisho
@nomalungelodube9455
@nomalungelodube9455 4 ай бұрын
😢😢HE'S NOT NORMAL CRC, may God lay His hand upon him
@nomathembangcongo9457
@nomathembangcongo9457 5 ай бұрын
Boy akakhulume iqiniso ukuthi wenzani ukuze angenwe ilento.kodwa ngiyaza bhuti Thuleleni njengoba sebefikile nizosizakala.Iyani kuNyazi Lwezulu nizoluthola usizo kodwa ngomfana wena omuhle kangaka
@NomfundoManqele
@NomfundoManqele 14 күн бұрын
What if ayikho into ayenza Nkosi yami.... mhlambe wenziwa
@florencetshikhudo1210
@florencetshikhudo1210 5 ай бұрын
This is so sad,May God intervene and deliver.We know of some boys who experienced exactly this, when we walk with them they see fire burning them but not getting burnt injuries, when they cross running towards us we could see that fire on them.What happened the boys in question said to have once break the Indians shop,took stock and cash, The shop owners didn't want any law enforcement internation.A lot Sometimes others said they see them visiting graves.God have mercy.🙏
@nelisiwemsibi6306
@nelisiwemsibi6306 5 ай бұрын
Ngìyazi mazali nikhathazekile kodwa ake nimnike ithuba akhulume asho ukuthi kwenzakalani kuye ngoba uvumile ekuqaleni manje useyashitsha uthi bayazisholo ake agonyuluke umfana ukuthi kwenzekalani kuye kwaqala kanjani uma ikhuluma ithini noma uma isikhuluma umfana akazizwa uziwa abazali
@winilemkhwanazi6749
@winilemkhwanazi6749 5 ай бұрын
Swubona Bhuti Mdu ngyaxolisa kungena kanje ngicela numba yakho noma email address to help my brother. Please.
@SitsengisiweNcube
@SitsengisiweNcube 4 ай бұрын
Revelation spiritual home u don't pay cent kodwa u will smile and enjoy your life inkosi yomoya izokusiza
@FikileLangelihle
@FikileLangelihle 5 ай бұрын
Kuyenzeka kuguqulwe inhlabathi yamathuna kusetshezwe ngayo kufe umnden hay ngoba ingane yaya emathuneni ukuthi abayiqondi izinto abanye abantu
@Sihumusha_Amaphupho
@Sihumusha_Amaphupho 4 ай бұрын
Exactly
@sbongisenindwandwe
@sbongisenindwandwe 5 ай бұрын
Mental health yodwa le and i happy indlela ubhuti ayilalele ngakhona lendaba and i hope lomndeni get usizo loku lekelelwa ngokwenqondo
sangcwaba isidumbu esiwrong
46:56
THULELENI TV
Рет қаралды 53 М.
Quilt Challenge, No Skills, Just Luck#Funnyfamily #Partygames #Funny
00:32
Family Games Media
Рет қаралды 55 МЛН
It’s all not real
00:15
V.A. show / Магика
Рет қаралды 20 МЛН
Orlando Pirates 2-1 CR Belouizdad | Pirates Is Number 1, Al Ahly Number 2!
15:37
WHY MINA??  EPISODE 12//UBUHLUNGU UMFANA EDLWENGULWA ISTEP MOTHER SAKHE
55:16
Ayanda Msweli Foundation | Nongoma! Nongoma! Nongoma Futhi!
36:37
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 128 М.
INGANE YAMI IPHENDUKA INYOKA
44:51
THULELENI TV
Рет қаралды 566 М.
NGILALWA ISIPOKI, ESAFAKWA UMNGANI WAMI OWANGIGCABA NGOMUTHI ENKABENI.
1:07:20
UMFAZI WAMI ENGISHADE NAYE UZALE AMAVEZANDLEBE AWU 5
1:00:17
THULELENI TV
Рет қаралды 198 М.
Mnakwethu Reunion
24:32
TR Happy-Soul 2
Рет қаралды 33 М.
UMFANA WAMI SAMGCWABA KODWA SIYAMBONA UYAPHILA
43:25
THULELENI TV
Рет қаралды 858 М.
Quilt Challenge, No Skills, Just Luck#Funnyfamily #Partygames #Funny
00:32
Family Games Media
Рет қаралды 55 МЛН