OLALE NABOKUFIKA ENA 14 YEARS USEBOLE ISITHO SANGASASE

  Рет қаралды 11,363

siyeza tv

siyeza tv

Күн бұрын

Пікірлер: 230
@nomcebomfekayi5233
@nomcebomfekayi5233 Сағат бұрын
Let’s hope she gets help,she’s still young and can turn her life around. Lokho okusedlebeni kucommon kubizwa ngamaKeloids.
@thandothuthani4676
@thandothuthani4676 6 сағат бұрын
😢😭😭😭💔💔kodwa Jesu izothiwani lento yolucansi lubulala abantu bephila mmm kwaze kwanzima ...uPaulosi uma esithi unga bonke abantu bangangashati njengaye uthetha ngezinto ezinje ...abasakhuzwayo mabalalele ukukhuzwa ongajoliyo makahlale angasajola
@tenelenondumiso
@tenelenondumiso 4 сағат бұрын
Le mask lena mele ilahlwe ngoba ayfihli lutho xem,,,,
@loyisosoga5238
@loyisosoga5238 3 сағат бұрын
She has HPV !!! Human papillomavirus. She need to go to hospital or clinic for treatment of removal warts and get a Gardasil 9 vaccine. No one really knows the cause maybe genetic inheritance 😢😢😢 may God open the door of healing. To this beautiful child
@talentesibiya1235
@talentesibiya1235 6 сағат бұрын
This is so sad. Sengathi ungaba right sisi.
@busisiwemichelle5391
@busisiwemichelle5391 6 сағат бұрын
Sure yazi
@SiphoMbhele-x8f
@SiphoMbhele-x8f 4 сағат бұрын
Akuqale kuboshwe lona owalala nalengane i under age bese kuboshwa nalaba abanye kuzotholakala ukuthi ubani owafakela ingane isifo sangaphansi. ANC futhi ANC ngenxa yamalungelo sifile isizwe sakithi Nigerians got 5yrs free pass in our country Pres Ramaphosa approved it KUKHULU KUYEZA
@zanonoza4918
@zanonoza4918 3 сағат бұрын
Nami ngisho njalo . Makuboshwe umdlwenguli .
@sibusisolindokuhle9231
@sibusisolindokuhle9231 2 сағат бұрын
Uzomtholaphi
@sindisiwemthabela8966
@sindisiwemthabela8966 6 сағат бұрын
Angithi bathanda imali, bayeka amadoda ase SA. Ngiyamzwela ngoba sbokufika bambalwa abashada SA women, balanda abafazi babo ekhaya
@hlengiwemwelase5239
@hlengiwemwelase5239 3 сағат бұрын
Awu Nkosi yami sifunda ngamaphutha. I pray ube right baby girl.
@HlengiweMbuli
@HlengiweMbuli 2 сағат бұрын
Jesus kwaze kwabuhlungu Simakade ukuba umzali yooo thina esizele abantwana bamantombazana sithwele kanzima yooo u Smakakade amsize asinde umntanami
@ThokozileMposi
@ThokozileMposi Сағат бұрын
Cc ka makhelwani ngena ku you tube or tiktok ufune DOCTOR G NYONI, uzonsiza free kahle nje, wasiza owalanga ngakithi ugel ene coliflower
@CedricBiyela
@CedricBiyela Сағат бұрын
Ngiyacabanga usifundile isifundo sokungahloniphi uma utshelwa ngokuziphatha.Utshele nabanye ababhayiza njengawe ukuthi noma bengazijabulisa kanjani emaklabhini kodwa kuyeza ukufa.Uma ususindile uziqoqe kuphele nya ukuba umdlwembe.
@SiphesihleNkambule-vy2oj
@SiphesihleNkambule-vy2oj 3 сағат бұрын
Sthandwa sami, from a mother of a soon to be 14year old, yooooh this breaks my heart into pieces. I pray and hope ukuthi you get the help that you need and may you learn from all of this. I am glad ukuthi you are saying ukuthi you want to go back to school. Please go back to school and build a bright future for yourself and this will be a motivational story you tell young girls one day. To uSisi maye siyabonga kakhulu for showing up for this young lady and may God bless your kind heart. To uGogo...oooh maye sibonga uthando towards your grandkids and I believe that God hears all the prayers and wishes that you have for them. Love, light and maturity to you babygirl🙌🙌🙌
@SaraMcinziba
@SaraMcinziba 5 сағат бұрын
Ndiya bonga kusisi ongumakhelwane osukume wema ngenyawo umntu ngumuntu ngabantu
@nomvulakhoza3056
@nomvulakhoza3056 6 сағат бұрын
Waze wathwala kanzima ugogo😢
@Nqobbile9120
@Nqobbile9120 5 сағат бұрын
Webontanga ake siyeke ukuhlukumeza ogogo nkosi yam❤❤izibusiso asinazo ngenxa yamazwi nezinyembezi ezikhalwa ogogo nabazali ngathi
@ThandekaAphiwe
@ThandekaAphiwe 2 сағат бұрын
Ngiyazwelana naye Koda konke lokhu kuyimiphumela yokungaziphathi kahle Ulala kanjani nabantu bokufika Abaziwayo ukuthi akukho ukufa abangakuphethe Angathi ungasheshe uthole usizo Cc Uberyt uzibumbe kabusha
@NtombifuthiDlamini-l3v
@NtombifuthiDlamini-l3v 4 сағат бұрын
Amakhoskazi abo abawashiyile ayabacupha kanti nabo bayawathanda kakhulu amakhoskazi abo,kulaba bala bayazenzela ukuthola ubuzwe qha 😮😮
@thobekilezondo8246
@thobekilezondo8246 6 сағат бұрын
Wosizwa u jesu asikho isifo welapha zonke izifo zethu ,atshathe bonke ubuhlungu bethu
@nsilayenja
@nsilayenja 5 сағат бұрын
Uban ujesu, umazelaphi
@Bekelanimsic-bv5bc
@Bekelanimsic-bv5bc 3 сағат бұрын
​@@nsilayenjaHawu
@Nokubonga143
@Nokubonga143 2 сағат бұрын
Yena owavusa Lazarus ethuneni
@thobekilezondo8246
@thobekilezondo8246 Сағат бұрын
​@@nsilayenjau Jesu ilo owangelapha ama fibroids mina azishela sebeshilo ukuthi mabili Basho no size , ngavuka eksen kuphelile ukopha , ngingadlanga medication , ujesu ilo owangelapha inxeba leslonda meaning inhlungu yokushiwa umama ngawahamba aba mathathu ama psychologist kodwa angisizakalanga ngasizwa Amandla ka Jesu ilowo Jesu ke engibafisela yena Amen
@thobekilezondo8246
@thobekilezondo8246 Сағат бұрын
​@@Nokubonga143 oh yes
@PatienceThabethe
@PatienceThabethe 4 сағат бұрын
Kwaze kwanzima Jehovah 😢akasinde umntana
@maureenlinky3050
@maureenlinky3050 3 сағат бұрын
Nobhut wakho nje umgundatshanani ongezwa yaz since kwavalwa induku izinto zyamosheka
@maureenlinky3050
@maureenlinky3050 3 сағат бұрын
Lomntwana kwayena ustout nje yoooooo ubhema ubhemani kodwa notshwala why mntanam kodwa why......... mina ngingaku trapa strong
@Azikhale_
@Azikhale_ 6 сағат бұрын
Yabona eyalaba abajola namakwerekwere asiyingeni indaba yabo ngoba bahlezi bekhuzwa. Labantu bangaphandle bayasenyanya thina bantu baseMzansi beza la ngoba bengena choice, nina mantombazane nicabanga ukuthi banithanda ngoba nispecial ngani? Bayanilaya 😢
@johannesmabhuma
@johannesmabhuma 6 сағат бұрын
Waze wakhuluma kabhlungu ke nawe
@luhgumede6273
@luhgumede6273 6 сағат бұрын
Iqiniso liyababa vele kumnandi mabesadla izimali zabo bezibona bencono masebegula bese kuthiwa akusizwe akaphindi ngani kubona abantu bakhe bayasixhaphaza laba
@ThokozileNofuya-fu2zd
@ThokozileNofuya-fu2zd 6 сағат бұрын
Inxeba lendoda lihlekwa
@BuhlebendaloMbhele-xp6kg
@BuhlebendaloMbhele-xp6kg 5 сағат бұрын
Thonqo nah
@thembiencube-s2u
@thembiencube-s2u 4 сағат бұрын
Yeka ihliyo embi satane kuzokuthola lawe silima😮
@eulendapilusa5948
@eulendapilusa5948 6 сағат бұрын
Ngama warts afuna uku operation, indlebe zi kilods after beyisusile fanele ahlabe 3 times zingasabayi. Yakhe yaphum after ndibhobozile ndasusa Zola clinic Soweto. Noma ndilimala a wound yami iphuma these kilods Poo
@ThabisoMandela
@ThabisoMandela Сағат бұрын
Sibonga Ubuntu ❤❤ makhelwane
@mpoetsitsepe
@mpoetsitsepe 5 сағат бұрын
Lomusk is not make sure uyabongala usisi all the way from Lesotho🎉🎉🇱🇸
@ThokozileMposi
@ThokozileMposi 2 сағат бұрын
U Doctor G Nyoni , wasiza u gel la nga kithi ene coliflower from Nigerian, Zama yena
@thenkfamily98
@thenkfamily98 5 сағат бұрын
May the good Lord make a way for the youngster to get the necessary help 😢
@sjavakhamuver7706
@sjavakhamuver7706 6 сағат бұрын
Balithwele usizi kweminye imizi🤔
@NcamisileMtolo
@NcamisileMtolo 5 сағат бұрын
Lisho uliphinde hey
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 5 сағат бұрын
Eyiii 😢​@@NcamisileMtolo
@nkunzemnyama
@nkunzemnyama 6 сағат бұрын
Usisi ungumuntu onenkinga yesikhumba so lapha abane scar khona ku develop i Keloid scar and i keloid scar ayisikwa ngoba wayisika it regrew bigger than it was so usisi akabone ama Dermatologist nama plastic surgeons......... Okwesibili akulula uku commenta ngakho ngoba angikuboni kodwa engingakusho mangabe kungama Genital warts kumele aye kuma Gynaecologist azomenza i cauterization bemnike nemithi yokuwagcoba kodwa she must make sure ukuthi i status sakhe se HIV si ryt masingekho ryt enze sure ukuthi i viral load ne cd4 count zi ryt kuzophela
@BeneditorNonsikelelo
@BeneditorNonsikelelo 5 сағат бұрын
Mmmm kodwa mntanami 💔💔 ngathi ungalithola usizi bakwithi im sure ususifundile isfundo uzokhula ufundise nabanye ngokuzphatha
@jamesndiyaza
@jamesndiyaza 4 сағат бұрын
Ngyazisa ngami enginamantombazane, uze ungihawukele Somandla😢
@hlengiwezondi405
@hlengiwezondi405 4 сағат бұрын
Mmmh bakithi umkhuleko odingekayo manje sisekugcineni kwempilo
@NcamisileMbatha-m5v
@NcamisileMbatha-m5v 4 сағат бұрын
​@@hlengiwezondi405eyyii ushul'phinde lelo 🤞🙄😳
@siyabongandela6622
@siyabongandela6622 4 минут бұрын
Kwamina mfw2, ngicabanga amantombazane wami Jesu😮😢
@tholakeletholah9996
@tholakeletholah9996 4 сағат бұрын
Waze wamuhle ugogo kulobunzima abuthwele, engathi bangasizakala
@busisiwekalemba6054
@busisiwekalemba6054 6 сағат бұрын
It's the same growth on the ear. That's not std. It started on the ear when she was doing ear piercings as a baby. Something to do with blood that fails to clot properly. Seek medical attention please. That's sad
@philanimchunu3734
@philanimchunu3734 6 сағат бұрын
I think its called keloids ngesiNgisi
@preciousbuhlemhlongo7453
@preciousbuhlemhlongo7453 4 сағат бұрын
Not even witchcraft
@ZOE_NtombiYaseMancwabeni
@ZOE_NtombiYaseMancwabeni 4 сағат бұрын
Keloid scar. Mostly genetic and has to do with too much collagen production. Unfortunately any cure that exist has chances of making it worse for many people or no change at all.
@ZOE_NtombiYaseMancwabeni
@ZOE_NtombiYaseMancwabeni 4 сағат бұрын
​@@philanimchunu3734yep
@sithembilegumbi8022
@sithembilegumbi8022 4 сағат бұрын
It not the same thing thou
@getrudemagongo2091
@getrudemagongo2091 Сағат бұрын
Im feeling sad for the family I know how difficult it is my sister went through this thing evele ngaphanci kwalengane but she's no more ngathi angathola usizo ibuhlungu kabi akalali ebusuku
@mamndawenimkhize385
@mamndawenimkhize385 Сағат бұрын
Ngicabanga ukuthi indaba yakho isegazini. Lentonekumila ngaphansi ku related naloku just that loku okungaphansi kusendaweni ethandwa ama gciwane. Into eyodwa ekuphetje mtanam. Onto eyenzakala ukuthi nhenkathi uthola isifo soncansi kwalimaleka as vele uma ulimala kuvele kwenze ke kanjena. Something abnormal esegazi lakho
@TshepangTshepang-q7u
@TshepangTshepang-q7u 23 минут бұрын
Call profit tsepo usokhuziza ngane ❤🎉
@nobuhlebuhle2009
@nobuhlebuhle2009 6 сағат бұрын
Mmm kwaze kwabuhlungu kodwa ngogogo esethwele lomthwalo ziyahlupha izingane zethu Jehovah 😢
@BonisiweNdebele
@BonisiweNdebele 6 сағат бұрын
Engathi ungasinda bakithi umncane kanje sekuyikho nje ukuthi iskhathi samanje sekunje nathi sakhula nogogo kodwa azange sibe kanje ai ngoba kuwuwe kodwa nje intsha yamanje ai yehlule ai bonke kodwanje abaningi
@princessnyawo1247
@princessnyawo1247 5 сағат бұрын
UShembe akuxolele akuphilise uphole uphile emoyeni ukhule uzoba nekusasa eliqhakazile ngimethembile uMkhwanazi uzokwenza okukhulu okuwusizo indoda emadodeni uShembe akubusise ❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🙌
@sithembilegumbi8022
@sithembilegumbi8022 4 сағат бұрын
Ukhonza ekuphakameni yini usisi?
@princessnyawo1247
@princessnyawo1247 4 сағат бұрын
@sithembilegumbi8022 ngihlonipha inkonzo kaShembe ngoba Abadala abakimi babekhonza khona futhi Uma ngike ngamcela konke okwam kuyaqaqeka bt ngiphoxwa abafundisi engingeke ngibadalule abangihlukumezile kakhulu emoyeni lilonke ngeke ngiyokhonza khona Uma besekhona ngcono ngihlale ngingenzi lutho uxolo kulondawo
@mbalidumakude9156
@mbalidumakude9156 2 сағат бұрын
😭😭😭😭kwaze kwanzima ugogo esekhala😢
@FikileMeyiwa
@FikileMeyiwa 5 сағат бұрын
Jehova kwaze kwanzima yaze yancane ingane 💔💔
@phethiwememela9001
@phethiwememela9001 4 сағат бұрын
Njengoba ethi bebe baningi kungenzeka ukuthi lento wayithola kwabaningi maybe kwakuyi STI engazange itreatheke than ya complicater😭😭😭I hope alithole usizo bandla
@nozukoMntwini
@nozukoMntwini Сағат бұрын
Oh uxolo MaSukude uthi ngase akuphilise umhle qha ke Khondwana
@GuguMotau-du7mi
@GuguMotau-du7mi Сағат бұрын
Lento ngiyayazi buti Mdu iyashiswa esbhedlela makaphindele khona uzolithola usizo
@sithembilegumbi8022
@sithembilegumbi8022 Сағат бұрын
@@GuguMotau-du7mi engath angaluthola bakithi yazi🥹🥹she's too young to go through all of this.
@ZOE_NtombiYaseMancwabeni
@ZOE_NtombiYaseMancwabeni 5 сағат бұрын
untombazene unenkinga yama Keloids, which is also a genetic condition and abantu abaningi abamnyama ikhona lento, but it varies in degrees. Another issue is the serious Sexually transmitted Disease anayo which is going to wreck havoc esithweni sakhe sangasese. and Lastly and okubalulekile the most is the spiritual side effects she has with ukulala nanoma ubani. Ucansi luyagulisa emzimbeni naseMphefumulweni. yaze yancane ingane bakithi. I cant say ukungabi nabazali or isimo sempilo because Cha bandla many young girls grow up like this, kodwa abazinikeli ebafaneni. Poor decision making nje qha! hope she gets help.
@ImagineNleya
@ImagineNleya Сағат бұрын
Its nornal lots of people have it and l have it where ever l get a cut,you just need to live with it
@hlengiwemaphanga3341
@hlengiwemaphanga3341 Сағат бұрын
Yes it happens,I am like that too even the traditional cuts I had more that 40 years ago are still visible.When I had an op 5 years ago my surgeon injected steroid to manage the scarring it did help.I hope you get help my girl.My heart is broken.The STI it sounds like a case of laser therapies and what not.
@bafanaprince2327
@bafanaprince2327 5 сағат бұрын
Phephisa ndodakazi uNkulunkulu uyakuzwa ukukhala kwakho asoze zawela phansi inyembezi zakho
@HLENGIWEKELLINA
@HLENGIWEKELLINA 5 сағат бұрын
Yisifundo kontanga bakhe lo-gal waze wamncane kodwa usubone lukhulu ngenxa yokuthand izinto
@busisiwemichelle5391
@busisiwemichelle5391 5 сағат бұрын
Maybe it's the same thing male esendlebeni ngoba ethi wayemncane eyobhoboza indlebe abayibheke lento odokotela
@vistom5784
@vistom5784 5 сағат бұрын
17:13 ibuye ikhohleke iCondom kanjan ngempilo yakho?
@sibongile9304
@sibongile9304 Сағат бұрын
Wish I could do something. I wish nisizakale💔
@BandileNdlovu-hg2ww
@BandileNdlovu-hg2ww 5 сағат бұрын
mmmmm askis sisi omncane 😢😢😢 mina ngikhumbule Ntando Mhlongo ❤🎉
@kholisilesithole2928
@kholisilesithole2928 2 сағат бұрын
Yooooooh uhamba ubumnandi ukhohlwe impilo yakho ukhumbule ukulala 😮😮
@vistom5784
@vistom5784 5 сағат бұрын
9:40 ngaze ngadabuka ngogogo bakithi😢😢
@PhindileShezi-cy9qj
@PhindileShezi-cy9qj 48 минут бұрын
So sad
@mballyiekim9253
@mballyiekim9253 4 сағат бұрын
Mr Mkhwanazi engathi uShembe angaqhubeka akuphe isibindi namandla okusiza abantu. NoGirl angathi angasizakala.
@Balungilemashiyinhlamvu
@Balungilemashiyinhlamvu 4 минут бұрын
Mhlambe umtwana uzalwe nayo lenkinga isikhula mawala uvuswa ucansi olungaphephile nkosiyami kwabuhlungu usamncane kakhulu ukuzwa lobuhlungu. Ngogogo mmmmmm😭
@maureenlinky3050
@maureenlinky3050 3 сағат бұрын
Mmmmh nkulunkulu 😢😢😢😢kunzima ngathi ungaba ncono mntanam
@EdmontDamane
@EdmontDamane 4 сағат бұрын
Gogo ibhayibhili lithi ingane , zizo hlupha abazali yinsuku zokugcina ( Mica 4 vs 1 & 2 )
@WinkyChaudhry
@WinkyChaudhry 6 сағат бұрын
Jesus christ😢ngaze ngayizwela lengane jehova Oh bawo
@zanomzigospelartist1026
@zanomzigospelartist1026 Сағат бұрын
Ey nkosiyam Jesu kodwa
@LindohKhuzwayo
@LindohKhuzwayo 2 сағат бұрын
Mina from experience,lezingane angenke uzenze Lutho Uma sezingenwe ilobufebe bazo.mina eyami Ina 15 years Kumanje ayaziwa nokuty ikuphi and yabaleka ekhaya yashiya ingane yayo eyayizala ino 13 years.uma Ike yabona umuntu wasekhaya noma owangasekhaya ivele ibaleke Uma ithuke yababona.
@andiswadudeni3509
@andiswadudeni3509 2 сағат бұрын
Yhoo Bawo saze sathwala nzima ngabantwana bethu
@PhindileShezi-cy9qj
@PhindileShezi-cy9qj 45 минут бұрын
Mase bebaningi 😢lapho umnane kangaka😢
@Nomfundo-zy5qg
@Nomfundo-zy5qg 2 сағат бұрын
Hi bhuti MDU ngiyazishaya isandla azikhali kwanzima izingane zethu 14
@Xoliemarwanqana-eo7nv
@Xoliemarwanqana-eo7nv 4 сағат бұрын
Ohhh yini gogo ingathi ingaba ngcono ingaba Ngcono ingane Siyabonga nakusisi
@sozabaiciko7996
@sozabaiciko7996 7 сағат бұрын
Ukube iku-face book ngabe sebeshilo bathi bhalani phansi lapho nithi abahambe abokufika😢
@thobekilezondo8246
@thobekilezondo8246 6 сағат бұрын
Gijimela ku jesu Gogo awuyanga kuyena
@nomthndazolondiwemthethwa633
@nomthndazolondiwemthethwa633 6 сағат бұрын
Yeyi Nkosi yami. I love your statement. ❤❤
@lungelosbusisobiyase8686
@lungelosbusisobiyase8686 2 сағат бұрын
AmaDescriptions amaVideo akho bhuti😂 but the these stories are very sad
@ZinathieChumase
@ZinathieChumase 6 сағат бұрын
Eiy nkosiyami ngomuntu omdala😭😭😭💔💔
@fusiflorence8123
@fusiflorence8123 4 сағат бұрын
Tjo corn flower it's bad,and hard to heal it😢😢😢,I had a cousin who had it,and she was forever under a fan,forever sitting with her legs open,coz it's burning nje,hope this young lady finds help
@Mpumi-i7w
@Mpumi-i7w 4 сағат бұрын
Kodwa ugcine ephola? 😢
@SiphokaziNtsondwa
@SiphokaziNtsondwa 56 минут бұрын
Yhooo abantwana ngohlupha uvuna okutyalile xa kumanje😢
@naturebae23
@naturebae23 3 сағат бұрын
ama keloids la amumilayo after some trauma on her skin yhoo thixo, may she be healed usisi omncane and alungise izindlela zakhe afterwards, akuboshwe nalabantu abalala nezingane yeses..i feel bad for ugogo yhoo bazomkhumbula engasekho
@PhilileNdlovu-k2w
@PhilileNdlovu-k2w Сағат бұрын
Nkosiyami kwaze kwakuningi nganeyami umncane kangaka
@s.h.e4793
@s.h.e4793 6 минут бұрын
unama Keloids from piercing... scaring as well can cause ama KELOIDS for abanye abantu
@JuniorNephawe-u7w
@JuniorNephawe-u7w 44 минут бұрын
Ithuleleni ngiyayithemba unkulunkulu uzobapha amandla bazomusiza ugal nkosiyam
@SimphiweShangase-i1e
@SimphiweShangase-i1e 5 сағат бұрын
Mawubakhuza ngama zaizai bayakthuka bathi unomona babhizi bayawazalela ayabashada ukuze athole ubuzwe
@NandiphaBam
@NandiphaBam Сағат бұрын
Kufuneka u girl athole usizo koDokotela aba bokufika that is specialists from Africa they know what it is,and they will help this girl unless sekunokungenelela koloyo
@Nqobzamshengu
@Nqobzamshengu 6 сағат бұрын
Kodwa lana nibhale kanjani kodwa nifuna usizo,ulele nabokufika abawu2 laba abawu3 abakuphi abanazo izifo ngoba bona benjan
@NcamisileMtolo
@NcamisileMtolo 5 сағат бұрын
Yah umbuzo loyo
@BhekiNdlovu-xl6ik
@BhekiNdlovu-xl6ik Сағат бұрын
umbuzo omuhle
@hlengiwemanzini4851
@hlengiwemanzini4851 5 сағат бұрын
Bhuti Mdu I volume yenu iphhansi Kuma podcast amaningi
@zandileza5635
@zandileza5635 2 сағат бұрын
nalezingane azizwa Lo nse Nokia cc wami naye ngifisa afunde isifundo u in and out nabafana
@SlindeloPrudenceSibiya
@SlindeloPrudenceSibiya 3 сағат бұрын
Jehovaa😢 konke siknikela kuwen 😢😭
@pinkybhengu1771
@pinkybhengu1771 3 сағат бұрын
Umtwana unomzimba omubi vele lento vele ingaphakathi kuyena kumele athole imbiza yengaphakath
@NonhlanhlaDlaba-r2r
@NonhlanhlaDlaba-r2r 5 сағат бұрын
Sengathi bangaluthola usizo kwaze kwanzima Jehova kuyazwela kakhulu
@mashobane6177
@mashobane6177 4 сағат бұрын
Ufuna ukuphindela kubo e Eastern Cape. Uthi akathi e Eastern Cape isezulwini. Uzofika nakhona aqale phansi ukuganga masefica ezakhona.
@NonkululekoThusini
@NonkululekoThusini 3 сағат бұрын
Ncese sisi nkosyami ei ingathy uthixo angabanawe nkosyam
@thulanimbhele8104
@thulanimbhele8104 5 сағат бұрын
Yaze yabu hlungu indaba ka sisi, engathi angalu thola usizo. Loku gula okuse ndlebeni kuthiwa ama keloids avame ukuvela endlebeni uma uqeda kulimala, noma ufaka icici. Ngathi angalu thola usizo.
@NomsaMahlangu-k6t
@NomsaMahlangu-k6t 3 сағат бұрын
That's just keloid scarring.a condition which was supposed to have been explained from the time ebhoboza for the 1sst time. Even if egcaba the cultural migcabo it just overgrows Ibe zibhibhi ezinkulu. It's not Std.
@dikolizaskk5847
@dikolizaskk5847 3 сағат бұрын
Yes, but she does have STD in her private parts, and I think it's called VD
@NomsaMahlangu-k6t
@NomsaMahlangu-k6t Сағат бұрын
No one can change that. That thing runs in family's. You should not inflict any insult on your skin because healing just overgrows.
@siphigats7359
@siphigats7359 11 минут бұрын
True, lots of people have this condition.
@NeliciousSthole
@NeliciousSthole 23 минут бұрын
Wuu grl awusemncane buka manje ugogo okhathazekile ngokujahh izinto zabadala isifo socantsi mmele ngabe awukalali ngisho nomfana kodwa nguwe oziqedele impilo engathi ungasizakala
@NokwaziNkosi-b7y
@NokwaziNkosi-b7y 4 сағат бұрын
Kwaze kwanzima 😢ngathi ungathola usizo.
@FikileDuma-mp6pw
@FikileDuma-mp6pw 5 сағат бұрын
Waze wamncane engathi ungasizakala nkos😭
@SaraMcinziba
@SaraMcinziba 6 сағат бұрын
Makaye ejouberg hospital bayakwazi ukuyisika omnye umngane wam bamenza iopareshin zange iphinde ibuye
@GauweMashiloane
@GauweMashiloane 3 сағат бұрын
Open the case PLS
@buciemaphosa3954
@buciemaphosa3954 50 минут бұрын
Okungenzeka kuthi walala nomuntu othwele 😢,bhut Mdu sacela exhumane no Dr Ngema badayisa amakhambi anamandla kakhulu
@PhindileShezi-cy9qj
@PhindileShezi-cy9qj 45 минут бұрын
Ukuphi nendawo u Dr ngema sisi
@maybe12985
@maybe12985 2 сағат бұрын
How do we contact you thuleleni tv...this is so sad
@phindilesibisi
@phindilesibisi 55 минут бұрын
Lezingane azizwa zikholwa ngokubona hayi kunzima ma 2000
@SlindileMhlongo-t1f
@SlindileMhlongo-t1f 6 сағат бұрын
Ngyawhlonipha umhlaba... umuntu kbizu kuthi abenomuntu oyedwa
@Madudo_Mvuna
@Madudo_Mvuna 4 сағат бұрын
uSisi unama Keloid which can only be re moved by a medical DR
@busisiwemichelle5391
@busisiwemichelle5391 5 сағат бұрын
Umtwana bantu yooh inkosi ize imhawukele bandla
@Mahle-o3j
@Mahle-o3j 6 сағат бұрын
Kwabuhlungu bakithi kugogo
@enhlemthethwa3738
@enhlemthethwa3738 4 сағат бұрын
14 and 21 that is statutory rape... The cyst behind her ear and on the arm uthi ubenako from a very young age uMa wakhe esakhona ..dude but they teach us in school about sexual transmitted diseases and the danger of having mutiple partners why put your life in a risk.. even though ungeke usakwazi to join us kwama tshitshi but i believe you can still change... I hope uzoba right and go back to school ...
@QalakusnaSoneni
@QalakusnaSoneni 5 сағат бұрын
Waze wamncane ugal ezintweni asedlule kuzo thixo laze lafa elihle kakhulu sengizwela isalukazi nje kulobunzima abhekene nazo
@PhillipMadonsela-c9v
@PhillipMadonsela-c9v 5 сағат бұрын
Yhooo thixo waze wamncane lo girl kanti besehlupha kanjee yhuuuu ingaluthola usizo
Izindaba zesiZulu @13H00 l 11 December 2024
24:12
SABC Izindaba
Рет қаралды 3,4 М.
Bayakhala abahlali ziinyoka eMqanduli
2:13
SABC Iindaba
Рет қаралды 43 М.
If people acted like cats 🙀😹 LeoNata family #shorts
00:22
LeoNata Family
Рет қаралды 41 МЛН
УДИВИЛ ВСЕХ СВОИМ УХОДОМ!😳 #shorts
00:49
路飞做的坏事被拆穿了 #路飞#海贼王
00:41
路飞与唐舞桐
Рет қаралды 25 МЛН
Новости дня | 11 декабря - утренний выпуск
11:37
Euronews по-русски
Рет қаралды 83 М.
uWinnie Mahlangu nowaba umsakazi wesifazane wokuqala onsundu
2:08
SABC Izindaba
Рет қаралды 10 М.
OPHETHWE ISIFO SELUMBO USEZE WANQAYUKELWA ITOTOLOZI (IP*P*)
1:06:40
THULELENI TV
Рет қаралды 29 М.
Ingane yodumo lwesilahla sethoyizi
1:36
SABC Izindaba
Рет қаралды 3,4 М.
If people acted like cats 🙀😹 LeoNata family #shorts
00:22
LeoNata Family
Рет қаралды 41 МЛН