UCELA USIZO ONENKINGA YESKHUMBA ESINGA JWAYELEKILE

  Рет қаралды 13,111

siyeza tv

siyeza tv

Күн бұрын

Пікірлер: 86
@JabulileZwane-w4t
@JabulileZwane-w4t 14 күн бұрын
UNkulunkulu uzolenza icebo cc ngiyazwelana Nawe kakhulu sengathi ungasizakala ❤
@sontoamethystmahlangu1159
@sontoamethystmahlangu1159 14 күн бұрын
Nami ngine Eczema,usisi akaye ePrince Mshiyeni memorial hospital they have the best Dermatologists and bayayikhipha strong imith yeskhumba nami ngsizakala khona
@ZaneleMadlala-c8w
@ZaneleMadlala-c8w 13 күн бұрын
Nginobufakazi bo Mshiyeni ingane ka cc wam yayingath ibicilwe ngamanzi abolayo bayilapha emshiyeni isi fresh ngeke usho
@ZETHUZEETSILI
@ZETHUZEETSILI 14 күн бұрын
😥😥kubuhlungu cc, uTHIXO ndiyamcela akuvezele into ezokunceda
@ncebakazisoni9876
@ncebakazisoni9876 14 күн бұрын
Yhoo nkosi yam ngaze ngamzwela u cc. Ngathi angasizkala
@Pretty-u5b
@Pretty-u5b 13 күн бұрын
😢😢😢kodwa nkosi yini kwahlushekwa kangaka konakalephi emhlabeni sorry cc unkulunkulu ukhona
@mercymchunu4177
@mercymchunu4177 13 күн бұрын
Iyona eczema ngyayazi akahambe dermatologist uzoba ryt vele kwabanye ayipheli but manageable.. Mtaka sisi wami unayo
@wendymkhatywa4791
@wendymkhatywa4791 13 күн бұрын
Trust me my dear I spent over 18k ndimhambisa kuyo umntanam mane zitshiswa dololo qha umntanam wayephuma ehlukumezekile cs ibisothusa tht cold air eqhumayo awayetshiswa ngayo though it was cols its just rubbiah
@wendymkhatywa4791
@wendymkhatywa4791 13 күн бұрын
This meds now us only 30 then buy I mix cream ye excima in Bellville CT in one of those pharmacies esizijongela phantsi Clicks Discem don't hv
@thandekasithole1028
@thandekasithole1028 14 күн бұрын
Sengathi ungathola usizo sisiwami Nkulunkulu akuhambele phambili kulunge
@BongiweTembe-qd2hj
@BongiweTembe-qd2hj 9 күн бұрын
Unkulunkulu uzolenza icebo sthandwa Sami lizovela ikhambi uzosizakala mah methembe jehova
@ThembeniAletta-cw8vo
@ThembeniAletta-cw8vo 9 күн бұрын
Uzolithola usizo ses nawe awuzenzanga ene thina bantu siyathànda kubukela into kude sikhohlwe ukuthi lokhu okwanoma ubani 💔😭
@FikileNtombela-n3h
@FikileNtombela-n3h 10 күн бұрын
Ahlukene cc nawo awafani ngicela uye emshiyeni angeke uzisole plzy cc bayasishaya isikhumba nami benginayo ubungangibona benginjani besengithi ngiyoze ngife nginje ngasizakala khona
@mhlangamusa2758
@mhlangamusa2758 13 күн бұрын
Big to sistaz Skhona for protecting her💯👌👌👌
@NurseSylvia
@NurseSylvia 9 күн бұрын
Uphole ngane yam ngikufisela okuhle uphile nje mntanami❤❤❤❤❤❤
@bongythwala9840
@bongythwala9840 14 күн бұрын
Nam Nginayo i Eczamer cc ,eyamike ingihlasela uma kushisa i Langa uma kumakhaza iyahamba ngiba muhle ,eyami ingemuva nasesifubeni kuphela ,uma kushisa kuvele kubabe iskhumba emahlombe ,ngihlezi ngigqoke ijezi noma kushisa.phephisa ccwam
@businzama6939
@businzama6939 14 күн бұрын
Phephisa sthandwa ❤
@bongythwala9840
@bongythwala9840 13 күн бұрын
​@@businzama6939❤
@NjabuloSphosakhe-y8j
@NjabuloSphosakhe-y8j 5 күн бұрын
Kwaze kwabuhlungu 😢
@KhanyiMtolo
@KhanyiMtolo 13 күн бұрын
Big up skhona
@Thabzo514
@Thabzo514 14 күн бұрын
Umoya omubi lo, akuyona i eczema!!! Engathi ungasizakala sisi wabantu.
@NonkululekoMkhize-p5v
@NonkululekoMkhize-p5v 14 күн бұрын
UJEHOVA abe nawe uluthole usizo
@normarichards6480
@normarichards6480 14 күн бұрын
Watching from England 🏴󠁧󠁢󠁥󠁮󠁧󠁿, hopefully you get a good job and treatment sister ❤
@thulisamhlongo6679
@thulisamhlongo6679 14 күн бұрын
Uyathandwa Nguyesu cc wakwazi ungekabikho kulomhlaba wazi nobalo lwenwele zakho uyazi nalennto unayo masibuyele kuye siyakucela uyimpendulo ukukuphila
@NmkhosiGumede-n7k
@NmkhosiGumede-n7k 14 күн бұрын
Uzoluthola usizo sthandwa sami ❤
@ZamaKhumalo-y8b
@ZamaKhumalo-y8b 6 күн бұрын
Ngathi ungalithola usizo cc 😢
@bafanaprince2327
@bafanaprince2327 14 күн бұрын
Phephisa dadewethu uNkulunkulu ukuzwile ukukhala kwakho
@thulingcobo7236
@thulingcobo7236 13 күн бұрын
My sister u have a beautiful smile...Never lose it no matter what life throws at u.🩷
@NeliciousSthole
@NeliciousSthole 14 күн бұрын
Kuzolunga cc ungabanaki abantu awuzenzanga nawe futhi awuthandi wena qhubeka uzame kuzolunga kodwa kufuneka amakhambi esizulu luzoqhamuko usizo
@sebenzilemtshali4860
@sebenzilemtshali4860 12 күн бұрын
Hawu Mbali safunda nawe Nkosana, ngathi ngaluthola usizo
@JabulileCele-j4h
@JabulileCele-j4h 11 күн бұрын
PMMH is the best kunoDr.Ngcobo no Dr. Buthelezi they are number one
@NcamisileTShabalala
@NcamisileTShabalala 13 күн бұрын
Uyalapha upopo kwa ngiwazi ukwelapha ukwekhwekhwe ekhanda usika upopo oluhlaza ugcobe ekhanda kodwa ubuhlungu ngoba bengijwayele ukwenza kubantwana
@sphokhanyile-qc4vi
@sphokhanyile-qc4vi 10 күн бұрын
Hi ngcela ukbuza iylonda ekhanda uyaylapha upopo yini
@mbomeningcobo
@mbomeningcobo 14 күн бұрын
Sibiya siyabonga bhuti uqhubeke njalo nokunika usisi uthando nokumeseka cc uzoba right unkulunkulu akehlulwa ilutho
@mzikayisejosephthabethe7198
@mzikayisejosephthabethe7198 6 күн бұрын
Ilenkinga yamandiya kazi yafika kanjani endlini emnyama lenkinga yo leleti.
@simthembilengwenya756
@simthembilengwenya756 14 күн бұрын
Ngyabingelela nonke...ngyakuzwa cc wam kakhulu, Nam mginengane enenkinga yeskhumba kuthiwa une eczema odokotela, kubuhlungu ukuth bath aylapheki izomane ihamba ubuye. Kodwa Mina angikukholwa loko ngiyakholwa uNkulunkulu uzomlapha uhambe ingaphindibuye lento, yebo yena akukubi kangako kodwa nje ngiyakguleka ngoba ngikholwa kwinyangenkulu engaphathi igedla, nawe ngizokubeka emthandazweni dadewethu akahlulwa yilutho uJesu, sebenza ngendlelayakhe yena kodwa egcibeni uyawenza umsebenzi. Ungalahlithemba bayeke bakubuke bakugcone bakubabaze ngoba vele ufuna ukuziveza kuwe nakulababakwaziyo masekulapha unompelo.. Amen❤
@Mahle-o3j
@Mahle-o3j 13 күн бұрын
Kwaze kwabuhlungu cc wam uphole😢
@bongythwala9840
@bongythwala9840 14 күн бұрын
Epizone ikhona vele Mina ngazi i Epimax
@SenahNzima
@SenahNzima 14 күн бұрын
Yes ikhona dear
@sithembilendlovu6670
@sithembilendlovu6670 13 күн бұрын
Angiyona inyanga kodwa u popo Mina ngi wazi ezinyweni izimpande zapopo ziyasiza uma uzixoba uzipheke kodwa ezesihlahla esincNe. U wubhoyile uxhubhe ngamanzi aso. Soze liphinde liwhale
@iris1896
@iris1896 12 күн бұрын
Chaza kahle bafo, ukhipha sihlahla upheke impandze?
@SibongileNdubane
@SibongileNdubane 11 күн бұрын
Nginaye umntfwana lonjalo una 12years nalama cream asesi ngwasebentisile awasiti.Ngasitwa kuy chemist ba mixer 4wema cream lastrong kwabancono kakhul , kona kuybuye kuvuke bangi mixele futs kuba ncono akufan
@GuguHlophe-c3t
@GuguHlophe-c3t 14 күн бұрын
Mmh!sabuhlungu istori sakho cc,uyabonakala kuthi ikuzwisa ubuhlungu lempilo.kodwa ngithanda kuthi wamukela waba strong
@silindilelizzie7590
@silindilelizzie7590 13 күн бұрын
Even emisebenzini bayacwasana abantu Ngikhumbula ngo 2010 emsebenzini kwsfika I manager entsha yangiccwasa yangihlukumeza until ngayeka nokuyeka kwami wayefaka ingcindezi😢 Kubuhlungu ukuphila ne eczema. Zama I product yaka Phytomed
@EmmahMtshwene
@EmmahMtshwene 5 күн бұрын
Ngiyo eczema sisi I have two daughters with the condition and two both of them ivela ngendlela engafani
@Zinhle-mm6bj
@Zinhle-mm6bj 14 күн бұрын
Kwaze kwabuhlungu Ngathi ungaluthola usizo,Azame nezimbiza😢
@thandothemisunderstood
@thandothemisunderstood 14 күн бұрын
Yoh ngyazwelana nawe cc. Yake yangphuma into ekanjena. Nakhu engakwenza 1. Ngaya kudokotela uMathenjwa eBay ngajova (2X + ointment), kwangaphela. 2. Ngathenga isbabuli (already mix) eMhlathuze pharmacy ne Bio-oil + Cell tone (snail gel), still kwangaphela. 3. Ngagcina sengiya komuny ubaba eMadlankala eSikhawini wangnika imbiza yokuphuza, angaz noma usakhona ngoba wayehlala emqashweni So kungenzeka ukuth konke lokhu kwasebenza ngoba after that kwaphela. Lento aydingi ukuth ugqume ngoba iskhumba siyoma. Ungasebenzisi konke lokhu okushiwo abantu njengoDomestos(already mix)
@NcamisileMtolo
@NcamisileMtolo 14 күн бұрын
Ei kwaze kwabuhlungu ubuthakathi nje lobu owaphuma nabo kumama mmmm kwabuhlungu ngathi ungasizakala mtaka Nkulunkulu kubuhlungu ya
@SbusisoZulu-j2x
@SbusisoZulu-j2x 14 күн бұрын
Akesibone uDr Nkosi bakithi lona owasiza lomfo owayenesiSende maybe kukhona engakusiza ngakho before uye kumelaphi wendabuko
@NoncedoMgilane
@NoncedoMgilane 13 күн бұрын
Sry Ntombi uzaubaryt ungabanaki abantu bazosoloko bekhomba
@emangcobo1489
@emangcobo1489 14 күн бұрын
Phephisa ntombehle kodwa ukhona usis opila laso lesi sifo...
@CynthiaTshabalala-jw6sf
@CynthiaTshabalala-jw6sf 9 күн бұрын
Aczema ayipheli cc..you take treatment until until ccdanko
@mduduziMavundla7242
@mduduziMavundla7242 14 күн бұрын
Special Amazulu ayachwasana too much
@musamkhize9328
@musamkhize9328 14 күн бұрын
Ukhuluma into ongayazi
@Lindamazibuko10
@Lindamazibuko10 14 күн бұрын
Phephisa sisi
@jabhilekhumalo8852
@jabhilekhumalo8852 14 күн бұрын
Lesifo okuthiwa ipsarosis ingane yam i yabanaso ngamuhambisa odokotela bonke abakhona ngathola usizo okuncane nge hlala my internet ngathola lonke uyakwazi ngazilaphela yena kwaphela nya nginezithombe mhla iqala yazi yaphela
@siziwemnyenjwa7294
@siziwemnyenjwa7294 10 күн бұрын
Usisi ndcela akhe aye ePort St Johns eSinuka kunamanzi apink akhe nodaka lwesinuka athsmbise
@ZaneleNtombela-o1s
@ZaneleNtombela-o1s 14 күн бұрын
Sisi please Zama inkakha uyipheke bese uphuze, lamanzi ugeze , uxhathe ngawo futhi
@NoziphoXaba
@NoziphoXaba 13 күн бұрын
Iyoook wasiphoxela igama umuntu waze wadlala ngocc
@happysgwebela8664
@happysgwebela8664 14 күн бұрын
Cc sengathi ungathola usizo 😢😢
@wendymkhatywa4791
@wendymkhatywa4791 14 күн бұрын
Ow my God I wish my comment gets though.
@dikolizaskk5847
@dikolizaskk5847 14 күн бұрын
😮😮😮
@SlindoNtshangase
@SlindoNtshangase 14 күн бұрын
Qina sthandua sami 😢
@ZlungileKhumalo
@ZlungileKhumalo 10 күн бұрын
Awzame kuBhaka cc
@AmahleblessingAmahle
@AmahleblessingAmahle 8 күн бұрын
U cc ukewazama izimbiza na??
@KhanyiMtolo
@KhanyiMtolo 13 күн бұрын
🥺ungakhali cc
@EdmontDamane
@EdmontDamane 7 күн бұрын
DAWETHU SIYEFANA MINA NGASHA 3DEGREE ( IYA EDISCHEM NOMA EMEDRITE CHEMIST) UMUTHI YI BETTA MED COMBINATION
@claudiamakhathini7515
@claudiamakhathini7515 14 күн бұрын
Phephisa sisi,ibuhlungu iEczema ngyazi kahle however eyami iMinor...lashisa nj zyakhala. Ngikhotha isbabuli. Ngithambise iVitamin E-oil
@KhanyiMtolo
@KhanyiMtolo 13 күн бұрын
😂😂😂😂popo
@Thandondoh-s7k
@Thandondoh-s7k 13 күн бұрын
Fidelity abanye benza engathi kusemakubo it my company yes but treatment yeStaff sakhona hay hay lapha ungayeka uma ushesha kuzwela
@nomvulaveronicangema566
@nomvulaveronicangema566 10 күн бұрын
Mm nkosyami into embi kanjena
@eugenemahaye625
@eugenemahaye625 14 күн бұрын
Big Company 🥲🥲🥲🥲
@LizzyMsibi-ll4lc
@LizzyMsibi-ll4lc 14 күн бұрын
Zama zam-buk sthandwa Sami Nami abantwana bami babile nenkinga yesikhumba. Ngabahamba abo doctor kakhulu enye into eyangisiza pink ointment yamakula kwaze kwaphela
@NonkanyisoMkhetshane
@NonkanyisoMkhetshane 14 күн бұрын
Askies dadewethu uzokuthola usizo
@SeneleSibiya
@SeneleSibiya 12 күн бұрын
Awubakithi uskwiza wami lo uboke uzame neBco +B12 ukujove mhlampe kungakusiza
@Soulfire6-o8d
@Soulfire6-o8d 14 күн бұрын
Shamase yaze yabhlungu lento kaMaMsweli sengathi engasizakala
@nompumelelonomvethe987
@nompumelelonomvethe987 14 күн бұрын
Inzima lento ye eczema umntanami unayo, kumele ufunde ukuphila nayo cc ngoba ayilapheki. King Edward iwu best kwi skhumba cc.
@SikhumbuzoSifisoGumede
@SikhumbuzoSifisoGumede 14 күн бұрын
Sisi uzoluthola usizo ungalinge ucabange ukuzibulala
@BongiweZimu-xg8zc
@BongiweZimu-xg8zc 12 күн бұрын
Yaze yabhlungu lento uybuka nje
@xolisilemkhwanazi-ol9hn
@xolisilemkhwanazi-ol9hn 14 күн бұрын
Mhlampe I ngaba nzima ngoba uzalwe nakho khona ucc owathakathiwe yena mangibuka lo cc waye worse kunaye kubaba owamelapha la e Seventeen wa rite muhle manje ucc kuncono kabi kunaye kwa kunzima kodwa mhlamp mehluko kuzoba ukuthi yena uzalwe nakho eish sorry cc
@CynthiaMorongwanyana
@CynthiaMorongwanyana 13 күн бұрын
Ibhlungu lento onayo ,my daughter was born with it ,but mina anginayo so its not genetic so we use pure soap ,zinc and custor oil from clicks
@lihlemakamu5660
@lihlemakamu5660 14 күн бұрын
Popo bhut Mdu
@okaMenziwa
@okaMenziwa 14 күн бұрын
Sorry cc sengathi ungalithola usizo
@businzama6939
@businzama6939 14 күн бұрын
Kodwa nkosiyami Nkulunkulu wethu kuningi kakhulu NGENELELA bhuti uMdu sicela o Doctor abasisa
@khehlambatha8786
@khehlambatha8786 14 күн бұрын
kzbin.info/www/bejne/bavJpYtor7mor7c
OWAKHULELWA EMNCANE UKHALA NGO BUDEDENGU BESBHEDLELA
38:50
THULELENI TV
Рет қаралды 4,4 М.
UBHUTI WATHWALA NGAMI, MANJE ZIYANGIHLUPHA IZINTO ZAKHE
17:17
THULELENI TV
Рет қаралды 61 М.
Andro, ELMAN, TONI, MONA - Зари (Official Audio)
2:53
RAAVA MUSIC
Рет қаралды 8 МЛН
Почему Катар богатый? #shorts
0:45
Послезавтра
Рет қаралды 2 МЛН
uMama wabulala Ingane Yami ngezandla zami 😭😭 akudluli enqondweni
57:54
UGOGO UKHALA NGESIHLUKU KUBULAWA UNDODAKAZI WAKHE
26:31
THULELENI TV
Рет қаралды 37 М.
Isthembu Somjolo Ep8: Awukwazi ukwenza Women On Top
44:39
King Zoso TV
Рет қаралды 102 М.
WANGIQAMBELA AMANGA WATHI UYOTHWASA KANTI UYOKIPITA NENDODA
43:10
THULELENI TV
Рет қаралды 54 М.
Andro, ELMAN, TONI, MONA - Зари (Official Audio)
2:53
RAAVA MUSIC
Рет қаралды 8 МЛН