UKHALA NGOBULUNGISWA OSHAWE ISKEBHE SAZE SAMQAMULA UMLENZE

  Рет қаралды 131,224

siyeza tv

siyeza tv

Күн бұрын

Пікірлер: 939
@MilldredMfusi
@MilldredMfusi 3 ай бұрын
We mfwethu uyaboshwa ngento ongayenzanga nami kwangehlakalela ngaboshelwa into eyavela ekgcineni ukuthi angyenzanga.. Ngithi kuwe mfwethu ekugcineni iqiniso lyoziveza ligezeke igama lakho🙏🙏🙏🙏
@LindokuhleShezi-e6z
@LindokuhleShezi-e6z 3 ай бұрын
Khona Bantu abaphila kwabuhlungu ezindaweni zabo nalezikembe ezivele zithi. Akushaywe Abantu
@princessnyawo1247
@princessnyawo1247 3 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu ngilimele umoya 💔😭 sicela ubulungiswa kulenkinga Mkhwanazi ❤❤🎉🎉🙏🙏
@zamajutahmdlangathi3792
@zamajutahmdlangathi3792 3 ай бұрын
@@princessnyawo1247 ngivele ngayiyeka ngingakayqedi nokuyilalela😭💔
@NtombiGumbi-eo5vq
@NtombiGumbi-eo5vq 3 ай бұрын
Cha kubuhlungu ngempela shem ukfela icala ongalazi ai
@ZodwaKhumalo-r2k
@ZodwaKhumalo-r2k Ай бұрын
Bhuti sorry sengathi ungaphola kubuhlungu ukuqanjelwa amanga
@thulasmhlongo4437
@thulasmhlongo4437 3 ай бұрын
Ave bexhashazwa bantu bangasebenz emakhaya😢
@SceloNdima
@SceloNdima 3 ай бұрын
Waze waphuka umoya wami uhlukunyezelwani lomndeni ngempela 💔izinto ezinjena ke ezidala inhliziyo embi 'saze sabola lesoskebhe asisebenzi ngeqiniso bafeza izinhhloso zabo ngyafisa engathi lomndeni ungadlula kulesisimo iqiniso livele obala yizeke umonakalo sewenzakele nokuyislonda esingeke sidlule kalula kulomndeni' nohulumeni ngyafisa angenelele ngoba abenzi bobubi bayaziwa bajeze nabo 💔
@mkhabolengayondodemnyama8418
@mkhabolengayondodemnyama8418 3 ай бұрын
Kunjalo mtakababa #Bayeni uyazlendaba ithukthelisa mina ngbukele ngilana ekhaya ibhlungulento crius 😢😢😢
@mdungethulile
@mdungethulile 3 ай бұрын
Kii
@thulisiwemg9218
@thulisiwemg9218 3 ай бұрын
Udoti wangempela lesosikebhe angisifun nokusibona kushawa abantu bengeze lutho
@LindiweLuciaMchunu
@LindiweLuciaMchunu 3 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu 😢😢Mfwethu sength ungabuthola ubulungiswa❤...lendaba yeskebhe ibaqedile Abantu ngoba kushaywa ngisho Abantu besfazane Thulelen sicela ungenelel kulento yaleskebhe kuthi why sizithathela izinqumo kubantu banamaphi amaphepha agunyaza lokho 😢😭🙏
@timteezworldwide584
@timteezworldwide584 3 ай бұрын
South Africa is a joke! What's the police department for? Is iskebhe part of Police? If not these skebhe things should literally stop!
@LindaNdlovu-p2m
@LindaNdlovu-p2m 3 ай бұрын
This skebhe this must just catch the suspect and give him/ her to the police ukushaya abantu akuvumelekile
@NoxoloTafeni
@NoxoloTafeni 3 ай бұрын
@@LindaNdlovu-p2m
@B.MMthembu
@B.MMthembu 3 ай бұрын
Kubuhlungu ukunikelwa umakhelwane lona okufanele nizwane naye.UThuleleni ngimethemba uzolulandela loludaba ngendlela e profesional nezokuba nobulungiswa.Izinkantolo ziyaqhubeka nokuba zingathenjwa umphakathi,kuyakhomba ukuthi isikebhe namaphoyisa ayasesaba.Muzi wakaBhengu ngingathi nje bikelani uJehova nguyeba ongaxazulula lana
@tshepogazamaseko5422
@tshepogazamaseko5422 3 ай бұрын
Police 🚔 on the rural area
@tandekamgotywa9662
@tandekamgotywa9662 3 ай бұрын
Skebhe samasimba mina ngahamba izwe lonke ngize ngithole uzulu ngibashaye bonke naleya ntombazana kagogo
@ManjeMfiki
@ManjeMfiki 3 ай бұрын
Sikebhe nobugebengu namanga girl jola nomphathi weskebhe akuphume ama results clinic nasesbhedlela gogo akakhulume qiniso
@thembiencube-s2u
@thembiencube-s2u 3 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu 😢😢😢😢 Ngumona nje lezondo nje le bakuzondile mfowethu lomdeni wakho Get well soon ❤
@ZOE_NtombiYaseMancwabeni
@ZOE_NtombiYaseMancwabeni 3 ай бұрын
Livula ingubo lingene. Ay kubi. 1. Ubaba lo waya kumsebenzi, for sure people know him and saw him the entire time ( kumele nabo babuzwe). 2. He reported to police of his beating, why would he volunteer to go to police on such a delicate matter if he did it? 3. If Gogo was raped, iphi i rape kit? DNA analysis? 4. Why isikebhe dont involve police in their crime solving tactics? 5. The one thing im worried about ukuthi...sebeze babiza iThuleleni and sonke siyazi isikebhe have been involved in murders before.... sengathi engaphepha loBhuti. Sithule siyabuka....
@thembiencube-s2u
@thembiencube-s2u 3 ай бұрын
Just gud for destroying people's life 😢😢😢😢
@pambhengu7460
@pambhengu7460 3 ай бұрын
Wena ungay solve fast n quick le case🤞
@Cga_90
@Cga_90 3 ай бұрын
Kubo impela,iskebhe akumele sizithathele umthetho ezandleni..amaphoyisa nawo mawavuke..😢😢
@Nozipho-bh5zd
@Nozipho-bh5zd 3 ай бұрын
Mina sengsola nalesoskebhendini kut zigebengu nje
@Ttouch123
@Ttouch123 3 ай бұрын
Tholukuthi umdlwenguli ngomunye wale skebhe
@NcamisileMtolo
@NcamisileMtolo 3 ай бұрын
Mmmm kunzima kuleli khaya ngenelela Jesu mmmm 🙏🏾
@muziwokuthulasinukela3061
@muziwokuthulasinukela3061 3 ай бұрын
Kumele kubikelwe uMr Mkhwanazi ngaloludaba lweSkebhe esihlupha abantu. Nesithatha umthetho ezandleni zabo, ake ayo dealer nabo ngenhlamvu🤞💯.
@lindelanikhanyisanimaguban5629
@lindelanikhanyisanimaguban5629 3 ай бұрын
Kusazophela abantu kulento yeskebhe kuqothwa imindeni ngenhlavu nje kusuka ezintweni ezinjena ngoba lendoda Iyabazi abantu abayenzakalisa futhi mhla yathola amandla kuyokhalwa
@ImeldaNgcobo
@ImeldaNgcobo 3 ай бұрын
@@muziwokuthulasinukela3061 yes kumele ngempela kzn Minister of police alwazi loludaba lwalomndeni ukuze ayibhekisise lento yesklebhe
@LovelyEel-iv5ee
@LovelyEel-iv5ee 3 ай бұрын
Mmm kwaze kwabuhlungu okuvele kulomndeni. Hope bazothola ubulungiswa
@NomceboMthethwa-l9s
@NomceboMthethwa-l9s 3 ай бұрын
Yaz ngaze ngezwa ubuhlungu bahlukumeza abantu abadala kwaku skebhe sani sona lesi esihlukumeza abanti😢😢😢
@ThullyTsele
@ThullyTsele 3 ай бұрын
Kungani ingayenziwa ngokomthetho kwaze kwabuhlungu 😭😭😭
@sandilexaba8713
@sandilexaba8713 3 ай бұрын
Yaze yabuhlungu inhliziyoyam ukubona uBhuti ecweba izinyembezi 😢
@NontobekoNosipho
@NontobekoNosipho 3 ай бұрын
Kunzima 😢😢
@sandilexaba8713
@sandilexaba8713 3 ай бұрын
Eish😢
@zamajutahmdlangathi3792
@zamajutahmdlangathi3792 3 ай бұрын
Mina ave ngizwela ngivele ngikhale nje nkosyam kubhlungu ukbona umuntu weslisa ekhala kanje😭💔
@MthokozisiMagudulela
@MthokozisiMagudulela 3 ай бұрын
Kwaze wabuhlungu umoya wani😭🙄🙄
@MthokozisiMagudulela
@MthokozisiMagudulela 3 ай бұрын
Phephisani bafowethu kwakwabulung lokhu enibhenkene lakho😭😭😭😭
@senamileamahle4115
@senamileamahle4115 3 ай бұрын
Kubuhlungu ukufela into ongayazi😭😭
@MpumeMbatha-pd9yk
@MpumeMbatha-pd9yk 3 ай бұрын
Ayivalwe inhlangano yeskebhe iyahlukumeza 😭😭😭😭
@MandlaBenjaminMasangana
@MandlaBenjaminMasangana 3 ай бұрын
Uyazi isikebhe sisiza abantu kanjani
@MongileGama
@MongileGama 3 ай бұрын
Ukukhohlakala kwabantu okudala kubekhona isikebhe, abantu bahlukumeza abanye ngokweba imfuyo nezinye izinto ne rape. Okubi nje ukuthi umuntu uma ekuzonda angakuqambela amanga esikebheni ushayelwe ubala, kungcono babe nendlela yokuthola iqiniso, i research eyiyo.
@MduduziNgwane-we7tr
@MduduziNgwane-we7tr 3 ай бұрын
Iyovalwa mhlazane bathinta abangathintwa ngoba bayahlomekisana
@SenzohDlamini
@SenzohDlamini 3 ай бұрын
Sisizabaphi makunje nkunzi​@@MandlaBenjaminMasangana
@nthatomatsane470
@nthatomatsane470 3 ай бұрын
No, Mr Thuleleni, I do not see anything wrong with the guy mentioning your church's name. More as specially if you publicly make people know or you represent such a church and or organization. Call a spade a spade, and gone are those days when evil doers hide under a church's name and only come out when it suits them.
@NunuzaMzizi-l6x
@NunuzaMzizi-l6x 3 ай бұрын
Mmmmmh nkosi yami jesu 😭😭😭😭kwaze kwanzima kulomhlaba phephisani mndeni lezinyembezi zizophendulwa kabuhlungu nobe senidabuka kwanina sekwenzeka kubobonke laba abanohlukumezayo basazokhala izinyembezi ezingenamkhawulo 😭😭😭😭😭😭😭😭
@celiweshange403
@celiweshange403 3 ай бұрын
Kahle kahle abawufuni lomndeni la endaweni abahambe nje
@zinhlegazu-q2m
@zinhlegazu-q2m 3 ай бұрын
NIU sicela ibhekane nesikebhe Mr Mkhwanazi
@MaqhamukaMsholozi-lm5ux
@MaqhamukaMsholozi-lm5ux 2 ай бұрын
Mkwanazi nceda nazigebengu zibulala bantu. NIU sotha sgebhe.
@WitnessThembisile
@WitnessThembisile 3 ай бұрын
Ushawa kanjani umuntu bungekho ubufakazi yazi yabuhlungu into😢😢
@FikileEmmahNdlovu
@FikileEmmahNdlovu 3 ай бұрын
Ei isono Jesu 💔
@mkhabolengayondodemnyama8418
@mkhabolengayondodemnyama8418 3 ай бұрын
Ubgebengu lobo obuhleliwe
@ZibuyisileMgilija
@ZibuyisileMgilija 3 ай бұрын
Izinja lezinto zesikebhe odoti imigodoyi,, nje rubbish how can they do such thing to people
@PhumlaniDlamini-c8h
@PhumlaniDlamini-c8h 2 ай бұрын
Kunjengoba amaphoyisa enquma abantu nj ngale kobufakazi kuyafana abufuneki ubufakazi kuleli kuyafiwa 1 way
@Totolozi-c9t
@Totolozi-c9t Ай бұрын
Kuyabonakala ukuthi awusazi isitokisi.
@pumzilendlovupumzilendlovu5828
@pumzilendlovupumzilendlovu5828 3 ай бұрын
Ayibo! Izinduna zazizohlasela umuntu ohlala phansi kanje! Azinamahloni lezozinduna. Eyi ungahlekisi ngokuhlupheka komunye umuntu ngoba awulazi ikusasa. And sizele nezingane zakho zisazozala. Ziyobuya lezinduku ningasalindele. Kushuthi umuzi ongafunwa endaweni lona uma izinduna zihlasela umuntu okumele zimvikele
@NokwandaMaguma89
@NokwandaMaguma89 3 ай бұрын
Hawu kodwa bakithi kwaze kwabuhlungu 😭😭😭💔 Sicelela ubulungiswa kulomndeni😢
@lindenigasa5702
@lindenigasa5702 3 ай бұрын
Ngaze ngawukhalela umndeni ngingawazi. Especially lobhuti ophulwe umlenze 😢😢😢
@NomthandazoNxasane-mt2cs
@NomthandazoNxasane-mt2cs 3 ай бұрын
Gogoyena wthini njengoba usaphila akaphendule?
@mkhabolengayondodemnyama8418
@mkhabolengayondodemnyama8418 3 ай бұрын
​@@NomthandazoNxasane-mt2csbathi abakhona akakhulumi ibhlungulento ubulungiswa abukholana iqiniso lithi iclinic ithi ugogo akadlwengulwangwa wangenwa amatsheketshe nentuthwane lapha kuliwa enyimpi engahlangene nalento abayshoyo
@snebiyela5874
@snebiyela5874 3 ай бұрын
Mftu😢😢😢
@sibongilenene1950
@sibongilenene1950 3 ай бұрын
Ibuhlungu into yalomndeni
@sibongilenene1950
@sibongilenene1950 3 ай бұрын
Yini umsebenzi wamaphoyisa ngoba kuyacaca asetshenzelwa iskebhe😢😢😢😢😢
@Soloz1419
@Soloz1419 3 ай бұрын
Amakhosi muningi Umsangano. Kumele buqedwe ubukhosi ngoba bayehluleka ukuqinisa umthetho endaweni.
@hlengiwekunene739
@hlengiwekunene739 3 ай бұрын
It's true izinduna, that is rubbish where were they trained for this job they are doing
@njabulogumede9882
@njabulogumede9882 3 ай бұрын
Kubuhlungu but ukhona unkulunkulu uzophedula bafile abantu ngeto engekho 😢😢😢😢😢😢
@NosiphoZoleka
@NosiphoZoleka 3 ай бұрын
Ngaze ngaphuka emoyeni phephisani Bo Shongololo, 😢😢😢naphinda naba abakithi
@EnathiXinzelele
@EnathiXinzelele 3 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu ngathi ungamsiza thuleleni kubi kwezinye indawo😢
@CynthiaMthimunye
@CynthiaMthimunye 3 ай бұрын
Mduduzi uyiqhawe lam uveza nokwakho owakwenza okubi kodwa washintsha impilo yakho namanje usiza abantu big up to you ❤❤
@AnamesiMabuza
@AnamesiMabuza 3 ай бұрын
Yaze yabuhlungu inhliziyo Yami inyembezi zami zehla zodwa 😭💔
@zamajutahmdlangathi3792
@zamajutahmdlangathi3792 3 ай бұрын
Akaze ngikhalele abantu engingabazi kanje😭😭😭💔💔 mhlambe bebevele bemcuphile lobhuti
@inkunzimaseven2062
@inkunzimaseven2062 3 ай бұрын
Yaze yabuhlungu into kwezinye iyndawo kusaphilwa kanje madoda ey😭😭😭
@NondumisoMtetwa
@NondumisoMtetwa 3 ай бұрын
Yazi bafethu iscebhe asinalo iqiniso,,, ngyazi uyashawa eskebheni ushawe into engekho,,, ngkuhamba kwesikhathi bese kuyezwakala kthi cha bekungyena lowo muntu,,, emvakwalokho akekho obuyayo kuwe bezoxolsa 😢😢
@nhlanhlamathews3815
@nhlanhlamathews3815 3 ай бұрын
Kusuke sekumele nawe nabangani kanye nezihlobo zakho nizibuyiselele ngoba ngeke uyindoda uphinde uzokwenziwa ingane ushaywe yizinja nje kuphele kanjalo cha akwenzeki
@Nozipho-bh5zd
@Nozipho-bh5zd 3 ай бұрын
​@@nhlanhlamathews3815cha nam kungacaca bakithi
@pumzilendlovupumzilendlovu5828
@pumzilendlovupumzilendlovu5828 3 ай бұрын
Engathi angashawa uye ubaba u Shembe azokwenza izimangaliso ngengane yakhe eyihlongandlebe ecashe ngaye. Nginesiqiniseko uMqali wendlela ufana no Nkulunkulu uyalazi iqiniso futhi akazwani nobubi. Uzophendula. Sonke singabantwana bakhe uyasithanda sonke ubaba Shembe
@nomgcobocordeliabushula4345
@nomgcobocordeliabushula4345 3 ай бұрын
Kodwa ave kubuhlungu ukuhlupheka ngoba umndeni kuyabonakala ukuthi ufumene lokuxhaphazeka nje, Baba wohlelo ngiyalulandela kakhulu uhlelo lwakho futhi ngiyawazi umsebenzi wakho yelekelela lowo mndeni Baba uNkulu Nkulu uzokusiza wena nabantu bohlelo lwakho🕯️🙏🏾🙏🏾
@MpumehKhumalo
@MpumehKhumalo 3 ай бұрын
Doti iskebhe waze wathi omunye ubaba akubobhekwa isona eseba izinkomo zabantu😢😢😢😢😢bese kunindwa abantu
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 3 ай бұрын
Eyiii waybeka My Buti ngempela izinto eziningi asazi zisukaphi kunzima emhlabeni uzalwe uphila ksasa usuyinkubela babengambophi ngani nkosiyami
@ThembeniAletta-cw8vo
@ThembeniAletta-cw8vo 3 ай бұрын
💔💔😭😭😭😭💔😭💔💔💔 ibuhlungu brother lento obhekene nayo ngiyanizwela shame uthi ungazi lutho ushaywe kuthiwe vuma yo 💔😭💔
@zulu8451
@zulu8451 3 ай бұрын
Asinga khohlwa nokusola uDlomo ngoba wuye ofake lomfwethu obishini.phephisani boNgcolosi❤
@nhlanhlamathews3815
@nhlanhlamathews3815 3 ай бұрын
Mageba kwesinye isikhathi kuba nzima nokusondela ubuke uma kushaywa umuntu ngoba if esezama ukthi bathi ukwehlisa ukumshaya avele akhombe wena
@zulu8451
@zulu8451 3 ай бұрын
@@nhlanhlamathews3815 Kuyiqiniso lelo mfowami yikho kuthiwa uma isigebengu sihamba namaphoyisa ungabheki nangakuso.i know for a fact.
@melusibuthelezi-x9u
@melusibuthelezi-x9u 3 ай бұрын
Mina ngingavele ngikhombe Lo othi angishawe akezwe naye​@@zulu8451
@DollyDiwu
@DollyDiwu 18 күн бұрын
To the family ehlukunyezwa ingazi ..uThixo uyanibona , ningamqalwkisi uThixo ..uyaphendula
@DorisNgcobo
@DorisNgcobo 3 ай бұрын
Kodwa ngathi bayamsukela akazange adlwengule lo bhuti ababoshwe abantu bakwangcamu
@lwazizwisto9918
@lwazizwisto9918 3 ай бұрын
But abantu abamshaya lobaba uyabazi. Ever since he is mentioning their names just aid him with a case ababoshwe, abaqoqwe bonke and bazokhiphana bonke once kwaboshwa oyedwa. No matter whether he did or not they had no right to prosecute him. Firstly, induna leyamlanda emfaleni is the one ekwamale iboshwe kuqala then izobakhipha bonke abanye.
@Macie518
@Macie518 3 ай бұрын
Sengathi Nkulunkulu Engangenelela Lomdeni Uthole Usizo Olungaphezulu Kwalolu Abaludinga
@Ntokozombatha-q3k
@Ntokozombatha-q3k 3 ай бұрын
Iskebhe angisifuni ngenhliziyo yam yonke singihlukumeze kakhulu angisifuni lokhu kokuthi ngiyabenyanya bonke abantu baso. Mr Mkhwanazi ngenelela
@hlengiwekunene739
@hlengiwekunene739 3 ай бұрын
Yes minister of police must know this nonsense
@kilekile7043
@kilekile7043 3 ай бұрын
Iskebhe ngisthanda ngoba siphungula ubugebengu sphelile amasela entshontshi mfuyo yethu nilokhu nidabuka nje tshelani amasela ayekukweba
@kilekile7043
@kilekile7043 3 ай бұрын
Isgebengu lesi syaziwa nje umlomo ishoba lokuyiphungela
@LindokuhleShezi-e6z
@LindokuhleShezi-e6z 3 ай бұрын
Kodwa ukube wakwenza ubengeke eza Lana Ku Thuleleni
@FikileDuma-mp6pw
@FikileDuma-mp6pw 3 ай бұрын
Kodwa sinehluku isikebhe ngiyaseyaya mina isigebengu🙆
@nomsamakatshu6367
@nomsamakatshu6367 3 ай бұрын
Ngempela ebengeke abize Thuleleni,ebengeke aye maphoyiseni ayovula icala
@NonsikeleloAsemahle
@NonsikeleloAsemahle 2 ай бұрын
😢ay ubengeke ngampela oe, yaze yabuhlunginto
@NontobekoNontobeko-y1d
@NontobekoNontobeko-y1d 3 ай бұрын
Ay lesiskembe syawdelela lomuzi wakwa Bhengu
@ThabisilenosiphoBiyela
@ThabisilenosiphoBiyela 3 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu 😢kakhulu into esiyizwayo ey unkulunkulu engathi engangenelela emzini wakwabhengu
@ZimvoMazee
@ZimvoMazee 3 ай бұрын
Yaze yabuhlungu into kaBhuti💔...the worse part umntu xa eyenzile into ngempela abamenzi lutho
@gugulethuzulu8295
@gugulethuzulu8295 3 ай бұрын
Yaz la ngakith iskebhe sashaya inyanga yathi lenyanga mabeqeda kuyishaya yathi bonke laba bebengishayela into engekho belibambe lingashoni nempela bashona bonke akusalanga ngisho oyedwa .... Nalaba badinga lokho njr kuloywa befise kwezintuthwane ngob ngek salungiseka lomonakalo Yaz kwaze kwabuhlungu bakith😢😢😢😢
@NomceboMthethwa-l9s
@NomceboMthethwa-l9s 3 ай бұрын
Ngaze ngasenyanya iskebhe wenkosyam kuhlukunyezwa abantu abangathathi ntweni
@ThembeniAletta-cw8vo
@ThembeniAletta-cw8vo 3 ай бұрын
Ngaze ngabuzwa ubuhlungu Waze wangikhalisa ses yo 💔 😭💔😭
@TracyMthiya
@TracyMthiya Ай бұрын
Kudinga lokho ngoba ingalo yomthetho ngeke size ngalutho
@MandlaZulu-dj6ts
@MandlaZulu-dj6ts 3 ай бұрын
Muhle wona umsebenzi wesikebhe kodwa uma sesikubeke isandla ngento ngempela ongayazi kumele wenze njani ngoba khona ukuthi anizwani emndenini bese benza indlela yokuthi kube khona ababhixa ngakho sikushaye kuthi ekugcineni sithole kuthi emndenini anizwani lento esikushayela yona ayikho kumele wenze njani noma imuphi umnyango okumele ngingene kuwo ukuze ngithole izimpendulo ?
@NelisiweMkhize-uk7jx
@NelisiweMkhize-uk7jx 3 ай бұрын
Akhona amahhovisi eThekwini lapho kuphethwe khona zonke izinduna namakhosi naso lesoskebhe esingaziwa ukuthi sabekwa ubani
@MandlaBenjaminMasangana
@MandlaBenjaminMasangana 3 ай бұрын
Into engithanda ngesikebhe asimusukeli umuntu inkulumo uyasho lomfo uthi wakhonjwa ungani wakhe isikebhe asizo izangoma ningafaki isikebhe ezinxabano zenu
@NomthandazoLanga-q3x
@NomthandazoLanga-q3x 3 ай бұрын
Akabizwa ngani ugogo ezozikhulumela ngoba uyaphila? Ngabe ngiyezwa ukube umenziwa akasekho bekuzothatha lona lodwa ke elikamngani. Isikebhe nje sikhohlakele ongakuboni lokho sengathi bengatitinya yena ngelinye ilanga khona eyozwa ukuthi kunjani ngoba kulula ukukhuluma into mayingabhekene nawe
@SenzohDlamini
@SenzohDlamini 3 ай бұрын
Weee skebhe ngekengikhulume ngisho nephoyisa mina singekho e policestation siyinike iskebhe singibizela phansi kwesihlahla
@zamasthole9083
@zamasthole9083 3 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu engathi bengaboshwa boke labantu 😢😢😢bona labantu besikebhe wasthatha isbindi esngaka sohlezi bechitha igazi njalo💔💔😓
@PhumaphiMyende
@PhumaphiMyende 3 ай бұрын
😮ENGATHI KUZOTHUSA UKUTHI SIBAMNYAMA SIZIPHATHE if lendaba iyiqiniso ngempela!!!! Kuzosethusa ngempela ukuphathwa koMNYAMA NOMNYAMA stru. Ayibhekisiswe strong lento iyothusa!!!!😢😢😢
@ZOE_NtombiYaseMancwabeni
@ZOE_NtombiYaseMancwabeni 3 ай бұрын
Inkinga Ubuntu in leadership abusekho. Ubuntu would never allow lento enjena
@qhawelabashazinondumo7299
@qhawelabashazinondumo7299 3 ай бұрын
Mft khona kunzima impela ukuphathwa umuntu omnyama,uma eke wanikwa amandla umuntu omnyama uqotha imbokodo nesisekelo kwabanye abantu abanyama,ulekelelana namabhunu
@ToziKhanyileToziKhanyile
@ToziKhanyileToziKhanyile 2 ай бұрын
Is the law knows about this punishment?
@fisanizondi951
@fisanizondi951 3 ай бұрын
Ay isihluku esibuhlungu lesi ngokubuza nje uketshezi uesengu maka ketshezi uvume into ongayazi babalwa nabo ngento engekho bamenzela itulo 😢😢😢
@masibongentuli3384
@masibongentuli3384 3 ай бұрын
Phephisa baba ushawe kabuhlung kangak nkosyami ukhala uboshiw awusizw muntu nkosiyami kodwa yni
@gloriabusisiwemvelase189
@gloriabusisiwemvelase189 3 ай бұрын
Basazo gwetshwa abantu,kanti iskebhe asive sibhekana nezinkinga zokwebiwa kwe mfuyo,hai bo,khuzani ukuhlukunyezwa kwabantu behlukunyezwa ngumuntu omnyama,lamadoda ahlalelani engayi ukuyosebenza,kanti ama phoyisa nama court ngawani uma sekukhona abantu abazenzela umathanda
@NtuthukoNdwandwe
@NtuthukoNdwandwe 3 ай бұрын
Iskole sonke esishoda la kwiskebhe😢mina ngaz iskebhe ngaz ukuth sidila nabantu abantshontsha imfuyo kuphela bengingaz ukuth sibuye sibe amaphoyisa aycha bandla ibhlungu lento yokungasiqali nokusiqeda iskebhe😊
@JeelaNainn
@JeelaNainn 3 ай бұрын
Siyabonga bhuti Mdu❤u gogo athi baphuma ngabo4ntambama uyabuza ukuthi ukhona yini umuntu onga retshwa emini,kanti ke umakoti uthi umkwenyana wakhe wafika endlini ngabo 9wayekuphi umkwenyana kuze kutshaye o9 ebusuku😮hayi ngiyazibuzela nje nami
@nondubonnienala2467
@nondubonnienala2467 3 ай бұрын
WeyekwaKhumalo kulomuzi okwakunomcimbi khona. Lalelisa kahle uyachaza ukuthi waba kaKhumalo nebandla kwaze kwaba bayabuya bavalelisana enhlakomuzi kaBhengu.
@zakithimpanza7460
@zakithimpanza7460 Ай бұрын
Manje uchaza ukuthi ubhuti wamdlwengula ngabo 4 till 9 ebsuku? Ngeke uliwine icala wena makuthiwa ungumseshi
@Soloz1419
@Soloz1419 3 ай бұрын
Akunokulunguswa kumele baboshwe. Akumele kuxoxiswane. Sekudinga inkantolo yangempela. Inkosi asizwa ukuthi ithini. Yikho ngithi ubukhosi bemvelo umbhedo
@sonwabileslatsha4687
@sonwabileslatsha4687 2 ай бұрын
1:18:49
@KwaneleCele-jg3ne
@KwaneleCele-jg3ne 3 ай бұрын
💔💔akubekhona ubulungiswa .lentombazane yikhipbe iqiniso nalomuntu owayifonela 😢😢nephepha lolibofuzo😢😢Waze wadlala ngabantu shame lomuntu oseyofakelwa insimbi ingane zakhe zizokodliwa ubani 😒saze salahleka isinkwa sezingane😭😭
@phillywhites2093
@phillywhites2093 2 ай бұрын
Iskebhe sokwenzan sona leso behlukumeza abantu abampofu🥹kwesinye iskhathi uvele ubone nje ukt sicindezelana sodwa ndlemnyama syaphuza ukucabanga ibuhlungu lento kodwa ngyethemba uThuleleni uzoza zisela ukthula noxolo enhlizweni zabo❤
@lizekamazinyo3333
@lizekamazinyo3333 3 ай бұрын
Ngyathemba bhuti Mdu Mkhwanazi zolulandela loludaba cz lomndeni wakaBhengu awuphephile. Baphelile abantu langaphandle bethweswa amacala abangawazi...yabona lendoda abaygagula ngegama abathi yayshayela ama ambulance iyangakhathaza cz kmele ngabe iyazi ekwakmele kwenzeke 😢
@hlengiwemkhonza9711
@hlengiwemkhonza9711 3 ай бұрын
Hawu ngeke lesikebhe asiboshwe if umuntu wesifazane ebesesimen sagogo uya checkwa njr ubaba bhengu bekunozungu njr olukhon kuwea nasendaweni yangakini
@OlgaNzimande
@OlgaNzimande 3 ай бұрын
Uphi uDlomo uthini yena uyena ozokhulula lomfwethu😢😢😢
@SiphoXaba-n5g
@SiphoXaba-n5g 3 ай бұрын
Naye uDlomo wayevunyiswa ngenduku ngebhadike wakhomb umfwethu lo masebethi wayengek amthwale eyedwa😢
@ThandekaMaphanga-o3d
@ThandekaMaphanga-o3d 2 ай бұрын
Abanye abantu banesono shame emhlabeni soze baphumelela ilezi nyembezi zabantu abazikhipha mihla namalanga😢😢😢😢😢 Sengathi kuyandlula konke Bhuti wami inkosi ibe nani inivikele bese iyaniphendulela😢😢😢😢
@CelukuthulaSifiso
@CelukuthulaSifiso 3 ай бұрын
Kungani engabizwabga ugogo azikhulumele asho ukuthi udlwenguliwe noma akadlwenguliwe ngoba ugogo akafile uyaphila kwrnziiwe ulibofuzo kungadlalwa ngabantu
@AlfredMsane-bl9qv
@AlfredMsane-bl9qv 3 ай бұрын
Nami ngisaceaa impendulo lapho kanye nemiphumela ye dna ka dokotela
@PrettyMthethwa-t3r
@PrettyMthethwa-t3r Ай бұрын
I’m literally crying 😭😭lomndeni uhlukumezekile
@Soloz1419
@Soloz1419 3 ай бұрын
Sipho Xulu must answer
@RandelGangaram
@RandelGangaram 19 күн бұрын
Eish ngilalele udaba lakwaBhengu from Soweto😢😢
@mercymchunu4177
@mercymchunu4177 3 ай бұрын
Vele I most yabantu abasonta ka Shembe banenhliziyo ezimbi bacashe ngenkonzo, engabe nkulunkulu wabo ubafundisani
@sasayawa
@sasayawa 3 ай бұрын
Nkosi yam! umona womntu omnyama kunzima kubantu bakuthi yhoo! in South Africa ndisitsho nje ndise Sydney Australia.law ayikho emzansi
@phililethusi1759
@phililethusi1759 3 ай бұрын
Miningi kakhulu linden ebhekene nalenkinga and it’s soo sad amaphoyisa awayngenj
@sisterashericharmaine1602
@sisterashericharmaine1602 2 ай бұрын
Naze nayiphila impilo ebuhlungu bantu basemakhaya 😢
@MandisaZondi-y6i
@MandisaZondi-y6i 3 ай бұрын
Amgikaze ngakhala kanje lomama bekhuluma yazi yabuhlungu into ezweni sakhile 😢
@CynthiaMthethwa
@CynthiaMthethwa 2 ай бұрын
Ngaze ngaphuka emoyeni skebhe kanti yini umsebenzi wenu ngempela...siza mkhwanazi kunenyawo lenfene kuloludaba💔
@SbongileNdawonde
@SbongileNdawonde 3 ай бұрын
Into engifuna ukuyaz mina ireport Ka DR yokuthi ugogo udlwenguliwe iphi cz akakwaz ukusho ngomlomo bese engabhali never ayenzeki leyo sicela ukuyibona pls
@NomceboMthethwa-l9s
@NomceboMthethwa-l9s 3 ай бұрын
Akhomuntu owadlengulwa itulo nje lokuhlukumeza lomndeni
@sihlemtirara2788
@sihlemtirara2788 2 ай бұрын
So painfull eyi umuntu omnyama waze washwabuleleka siii isibindi ngxeseni kwelokhaya🙈💔🙈
@Pudding.11
@Pudding.11 3 ай бұрын
Uyazi ukuzekubonakale ukuthi izigebengu lezi zimthathelani umuntu ziyomshaya ngaphandle kokubikela amaphoyisa uma umthetho usekhona Baba osesihlalweni sokuphatha amaphoyisa ngenelela ukuze kunqandeke inhlekelele lena efufusayo
@fikilenkabinde1578
@fikilenkabinde1578 3 ай бұрын
Yini umsebenzi wamaphoyisa kulendawo?
@nomathembangcongo9457
@nomathembangcongo9457 3 ай бұрын
😭😭😭💔💔zavele zazehlela ukuhlukumezeka okungaka komndeni emakhaya nokwenza bhuti Mkhwanazi ngiyazi uzobasiza
@zamajutahmdlangathi3792
@zamajutahmdlangathi3792 3 ай бұрын
Ngaze ngamzwela bakithi lobaba😢
@zakithizah1575
@zakithizah1575 2 ай бұрын
Ugogo yen uthin, wadlwengulwa vele or udokotela uku confirm'ile yin lokho ngob kukhona okungahlangani nje la min ukuthakatha ngiyokufunda ngalelo langa ngek nje ngvume ngomuntu wakithi never kofa ofayo🤞🤞🤞
@ColeniusMtshali
@ColeniusMtshali 3 ай бұрын
Sibuye sidakwe lesikebhe mina mangabe singashaya owakithi engenze lutho ngilanda abafowethu bomndeni sisifuthe nje ngohlamvu omude utime
@lindiwemokhondo6819
@lindiwemokhondo6819 3 ай бұрын
Ngithanda indlela umndeni ubambisane ngakhona ngathi ningathola usizo uNkulunkulu aniphe amandla. 🙏🙏
@jamesndiyaza
@jamesndiyaza 3 ай бұрын
Iskebhe igroup yamasela, izincanga abawashay ama owner okuyiwona athumela abafwe2 abazixakekele ukuthi bayokweba inkomo. Kudlaliwe ngomfwe2 lana, zisazolwa zodwa lezimalasi ngoba igroup yongqim iskebhe.
@PhumeleleButhelezi-n9n
@PhumeleleButhelezi-n9n 3 ай бұрын
I lento eyenzeke ekhaya kwashukuthi thina sasheshe Sakuma besazobika sona isikebhe Saya enkantolo Saya nasenkosini besiqambela amanga yabona labantu futhi ngangifisa nokubathengela izinkabi zibabulale ngoba babesisukela😢😢😢 ibuhlungu lento ngoba bona ababuzi futhi bavumisana ngenkani😢😢😢😢
@sadietshoana9980
@sadietshoana9980 3 ай бұрын
He can go to the doctor and apply for Grant sassa. I'm from Limpopo
@siphesihlentuli8611
@siphesihlentuli8611 2 ай бұрын
Ngifikelwa izinyembezi ngalento 😔 Abantu bayakwazi ukusebenzisa amandla abo ngabanye abantu 😔
@ThembelihleMathenjwa
@ThembelihleMathenjwa 3 ай бұрын
😢ngehlulekile ukuyiqeda the fact that ushayiwe isikebhe yoo kubuhlungu kakhulu
@ThandekaGujjoPatience
@ThandekaGujjoPatience 3 ай бұрын
Kukhona abantu abasahlukumeza abantu ngalendlela eyi kubuhlungu 😢😢😢 nkosiyami coz kusanezinsolo zokuthi bazomphinda omunye umlenze
@bongisiphombeje578
@bongisiphombeje578 3 ай бұрын
Ewuuu uLaqhasha!kuhlekwa ngisho kufiwe bakwethu😅😅
@ZiningiChala
@ZiningiChala 2 ай бұрын
😭💔kunzima kakhulu empilweni yami ngikhala ngengane yami ngiyithole sengimdala kangaka ufana wami ngina 40 yona ibina 4 ulimazwe yimoto wadlula emhlabeni ngicela ningisize akakaboshwa umuntu owayilimaza sekuphele izinyanga eziwu4 ishonile kunzima lude kakhulu udaba lwami
@SaneleNdebele-p8e
@SaneleNdebele-p8e 3 ай бұрын
Kunzima guyz iskebhe ngendlela esicindezela ngayo abafwethu emakhaya hhay ngenelela baba
@gezindababuthelezi5079
@gezindababuthelezi5079 2 ай бұрын
ISKEBHE IZINJA NGITHI IZINJA. LEZOZINJA ZASHAYA UBABOMKHULU KUTHIWA UTHATHE IZINKOMO ZIKA BABA ONGIZALAYO. INTO YAQALA NGOKUTHI UBABOMKHULU ANGIGCINE UBABA ENGILAHLILE NGAZE NGAQEDA ISKOLE. AND YONKE LENTO IVELE UKUPHUMA KWAMI EPHEPHENI NGENXA YE STEP MOTHER. UMTHETHO AWUDLALELI KUBO WORSE XA UMPOFU AWUYINGENI INDABA YAKHO. BAMSHAYA BACISHE BAMBULALA. USATHI UMA EYIXOXA AKHALE IZINYEMBEZI. NGIYASIZONDA ISKEBHE NGENHLIZIYO YAM YONKE. 💔💔💔💔😭😭😭😭 YAZE YABUHLUNGU INHLIZIYO YAMI
@bonisiwengobese-b1l
@bonisiwengobese-b1l 3 ай бұрын
This iz painfull guyz u can not accuse umuntu ngento enjena bahlukumeza abantu for izinto ezingekho eqinisweni
@JudithSitoe
@JudithSitoe 3 ай бұрын
Ohhh kahle kahle lendaba ingezinduna ezavinjwa ekhaya.iskebhe sikhohlakele kabi ujehova uneso elikhulu impendulo iyovela ngelinye ilanga.phephisani mndeni
@nosiphosomniso7533
@nosiphosomniso7533 3 ай бұрын
I so wish that this family could find a solution.
@MswenkoNondaba-wt2fi
@MswenkoNondaba-wt2fi 2 ай бұрын
izinto ezinjena zokunukwa kuze kuthathwe isinqumo yenzeka kakhulu kulemindeni efana nalo wasekhaya ongenabo abantu abase mandleni and lento ingifikisela ngezinyembezi ngoba akumele ugwebe umuntu ungenabo ubufakazi Mina leskebhe ngisinyanyakabi coz sishaya abantu ngaphandle kobufakazi sithatha side yomgikwa singabe sisabheka ukuthi unobufakazi obungakanani ngomnukwa😢😢😢
@NonhlanhlaMoungose
@NonhlanhlaMoungose 3 ай бұрын
Bayamcindezela nj ubhuti eleskebhe isayidi asilizwa kahle ukuthi buphi ubufakazi baso💔💔
@NokwandaJili-c5v
@NokwandaJili-c5v 3 ай бұрын
Isikebhe siyekelwani sizenzele umathanda kubantu
@ThembisileNgwenya-i6h
@ThembisileNgwenya-i6h 3 ай бұрын
Yena lobaba ophoxa isonto ufunani nje waze wangidina ephoxa isonto lami 😊
@ndumisopraise-god6793
@ndumisopraise-god6793 3 ай бұрын
Laba obaba besikebhe bayazesaba izigebengu kodwa umuntu ongenzelutho benza sho angafa nokufa , ngakithi omunye bamdubulela khona lokhu ukuphapha mayesesikebheni
@mnqobiagendamhlongo1405
@mnqobiagendamhlongo1405 3 ай бұрын
Awuuu Umduduzi kanti umphathi wethuleleni hhaw Gazi lami ay ngizwa masuchaza uMama omdala uKepe. uqhubeke nomsebenzi omuhle
UMFAZI WAMI ENGISHADE NAYE UZALE AMAVEZANDLEBE AWU 5
1:00:17
THULELENI TV
Рет қаралды 215 М.
INDODA YAMI YANGIDUBULA 6 BULLET AYIBOSHIWE, SENGIHLELI NGOKUSABA
1:04:30
It works #beatbox #tiktok
00:34
BeatboxJCOP
Рет қаралды 41 МЛН
人是不能做到吗?#火影忍者 #家人  #佐助
00:20
火影忍者一家
Рет қаралды 20 МЛН
USEXOLISILE OWASHISA  WAPHINDE WACHATHA   ISOKA LAKHE NGE ACID
1:56:24
THULELENI TV
Рет қаралды 211 М.
KUVELE INZONDO ENKULU PHAKATHI KOMNDENI OBANGA UMUZI WEFA
2:20:18
Stetelegu Media
Рет қаралды 91 М.
UMFAZI WAMI UNGONDLISE INGANE 18 YEARS KANTI INGANE AKUYONA EYAMI
52:04
Ayanda Msweli Foundation | Inkosazane eMsinga
39:18
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 101 М.
NGADLWENGULWA INYANGA NGAMITHA ISILWANE
1:01:45
THULELENI TV
Рет қаралды 367 М.