Ukhozi FM TV: Sixoxa noBab'uPhuzekhemisi

  Рет қаралды 28,937

Ukhozi FM TV

Ukhozi FM TV

Күн бұрын

Ukhozi FM TV beluvakashela inkakha yomculo kaMaskandi uBab'uPhuzekhemisi. Kulesiqephu usilandisa kabanzi ngempilo yakhe, ngezikhathi esahamba kakhulu phesheya eyonandisa, nakuba babengaluzwa ulimi lwesiZulu kodwa babewujabulela umculo wakhe.
Kulengxoxo siphinde samazi kangcono njengo baba uMnyandu, ubaba wekhaya owenza futhi nothanda izinto zasekhaya. Usilandisa kabanzi ngezindodo aseziwinile naziklonyeliswa izinhlangano ezahlukahlukene.
Thokozela lesiqephu soKhozi FM TV noBab'uPhezekhemisi.
#UkhoziFMTV #Phuzekhemisi #30YearsofDemocracy #UshuniWomhlaba #UkhoziFM

Пікірлер: 55
@wandilemaphosa-mx8ud
@wandilemaphosa-mx8ud 25 күн бұрын
Impimpi that's my song. Siyabonga babu Nyandu ngokungena ezimpilweni zethu ulethe ukunekethezeke nokujabula. Umlayezo owulethayo emphakathini. Siyabonga baba. uNkulunkulu akuphe impilo enhle akuvikele ❤❤❤
@innocentiaradebe9314
@innocentiaradebe9314 Ай бұрын
Imbizo has been on my playlist since 1994 till today❤❤❤Phuzekhemisi no khethani🙌🙌🙏🇿🇦
@ThembaniBuhleMsomi
@ThembaniBuhleMsomi 28 күн бұрын
UNkulunkulu akugcine Baba silokhu sithola umlando omnandi kuwe❤
@user-jk2ww5xu6p
@user-jk2ww5xu6p Ай бұрын
Uyalaya baba Phuzekhemisi inhle inkulumo yakho ihlambulukile❤
@thamindebele9084
@thamindebele9084 Ай бұрын
What a humble man mina nginokumbona kakhulu
@CebolakheMseleku
@CebolakheMseleku Ай бұрын
Ubaba uPhuzekhemisi...usuka kude kakhulu, kuningi esengikufundile kule interview nomfoka Mthabela ubuza imibuzo e relevant kakhulu...Khuphula lapho mfoka Mnyandu...Inkosi ikugcine baba
@ayandashadows7851
@ayandashadows7851 Ай бұрын
I so wish uBaba uphuzekhemisi wahlangana noSphuzo sabantwana baqopha ingoma 😊
@user-kt7fd1vz3f
@user-kt7fd1vz3f Ай бұрын
Siyaziqhenya ngawe baba singuMzinto. KoSangcwaba,Mkhunya koPhepheni,Dumisa phansi eMphambanyoni.
@mbhuda2208
@mbhuda2208 Ай бұрын
Phansi koJoni,Phansi evumaneni nako Bhobhe😂 Mkhaya wami unjani
@NomvuseleloNkomo
@NomvuseleloNkomo 17 күн бұрын
Wayedlula njalo langisebenza khona esahamba kakhulu ngoMaskandi Mariya ngangingakhohlwa ukumgada angiphe R200 athi ngimkhumbuza ubaba # Ehluthankungu
@user-og6bx7hg1b
@user-og6bx7hg1b Ай бұрын
Syabonga baba phuzakhesi ukhule Siyafunda kuwe❤
@user-sc4ev9hj1k
@user-sc4ev9hj1k 28 күн бұрын
Siyabonga babuMnyandu iziyalo sikhulile khula baba, usikhumbuza oBhondloza
@user-sx5jt2hv1c
@user-sx5jt2hv1c 26 күн бұрын
Eyam ingoma ,emapalamente❤❤❤❤❤❤Phuza mfana.
@user-sq4me5vc1q
@user-sq4me5vc1q Ай бұрын
Gedeza ngyakhuleka inkilaytheka kwamaphumulo mina umculo wakho uyangbusisa khona lapho mayngoma yakho iqala ngenkostina ukuthi angzule❤
@mongezisokoyi326
@mongezisokoyi326 Ай бұрын
Humbleness elapha 🙏❤️🔥🔥🔥
@ericnkosi1381
@ericnkosi1381 17 күн бұрын
Syabonga babu Mnyandu ngokukhuluma ngotjwala bungumbulalazwe
@siphamandlambatha5849
@siphamandlambatha5849 Ай бұрын
😂imnandi le interview kubuye kube namahlaya
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 Ай бұрын
Siyabonga Baba❤nami angimfuni umngani onga bake ozokokhu ezodla makhekhe😂😂😂🎉🎉
@brightwellmweleli6152
@brightwellmweleli6152 22 күн бұрын
Utywala ngumthakathi ovelele anophuza nibheke😢
@bonginhlanhlajali1885
@bonginhlanhlajali1885 Ай бұрын
Best interview ever, syabonga boba ziyakha lezinkulumo Amen
@user-hw6fb4od5v
@user-hw6fb4od5v Ай бұрын
Phuzekhemisi ❤🌹❤️
@Moja_lefa
@Moja_lefa Ай бұрын
❤❤❤Imbizo
@nhloniphonzimande8339
@nhloniphonzimande8339 Ай бұрын
Ngakhumbula uNzimande mefonela ubab uMnyandu wayethi nje "phuza mfana"❤️. I so wish ukuthi namanje umaskandi emoyeni usafakwa ngendlela ewawufakwa ngayo ngalezazikhathi .manje sekungenwa ngemali nakhona emsakazweni womphakathi
@thabaninyawo-hv5ge
@thabaninyawo-hv5ge Ай бұрын
1980 mina ngangingakafiki kulomhlaba ohlabayo😢
@AntonyMukash
@AntonyMukash 24 күн бұрын
Ewu bafwethu❤❤❤❤❤
@nkosingiphilehlongwane9501
@nkosingiphilehlongwane9501 Ай бұрын
Ngaze ngahleka nifike niyidle lento nibuye niyigqoke 😂😂😂😂😂😂
@iKotoyi
@iKotoyi Ай бұрын
Bab Phuzekhemisi kade ❤😂
@NozizwePhatsoane
@NozizwePhatsoane Ай бұрын
Ngaze ngakhula baba ngamagama wakho. Ikhaya libalulekile kunemoto
@vikindukumnculwane9991
@vikindukumnculwane9991 Ай бұрын
Siyabathanda oNongalaza nomculo wabo
@AntonyMukash
@AntonyMukash 24 күн бұрын
Kukancane usizwe ngumuntu wakini, nami nje ngizuze okuningi, okuhle kubantu abangesibo abakity
@simphiwedumakude8166
@simphiwedumakude8166 24 күн бұрын
Mcond'uyacasula❤❤❤
@user-tx9oy7rd7p
@user-tx9oy7rd7p 22 күн бұрын
Bhuti Myandu u phansi awuziphakamisanga inkulumo yakho iyasakha isizwe sonke ngithanda uma uthi imali iyahlonishwa isizwe asilalele kakhulu football players usizi babenezimali abafowethu ume njalo Mthabela ngokuba nesikhathi nalensizwa nalobhuti nalobaba MASIBAMBANENI MA AFRICA ngikude kodwa ngeke ngisho abanye abathandi okumhlophe
@user-ut5kf8jq1k
@user-ut5kf8jq1k Ай бұрын
awu marora mr mthabela usebenza okhozini mambani uhleli nalo mbhem
@mthurav3997
@mthurav3997 Ай бұрын
Wakhulu mfo ka Phuzekhemisi
@MzwandileNgwazi
@MzwandileNgwazi 22 күн бұрын
'Sonke thina singabandawonye'
@siyabongancanana
@siyabongancanana 25 күн бұрын
Ngempela futhi abangani yibona abasimoshela kakhulu empilweni
@SfisoXulu
@SfisoXulu Ай бұрын
Senithathela King zoso umsebenzi manje 😢😢😢
@PURIFY749
@PURIFY749 Ай бұрын
Ungaphinde uyisho lento ngoba iyiphutha. Ncoma uma ungakboni okuhle thula plz.
@gcinikhayabaleka853
@gcinikhayabaleka853 Ай бұрын
Imbizo, Amakhansela, Inja yam, Nginekinga singabala kushone ilanga.
@gcinikhayabaleka853
@gcinikhayabaleka853 Ай бұрын
Baba uMnyandu siyakuthanda nathi kweli lempuma koloni kwaXhosa. Umculo wakho ushisa izikhotha tata.
@SiphamandlaNgubane-ic8gf
@SiphamandlaNgubane-ic8gf Ай бұрын
Maskandi is Hip Hop
@iKotoyi
@iKotoyi Ай бұрын
Umuntu uyadlula emhlabeni wemsasazi manje uma usuthi "bayafa" 😅
@vusidlamini6275
@vusidlamini6275 Ай бұрын
Ubheda kabi Umuzi Mthabela..
@iKotoyi
@iKotoyi Ай бұрын
Also more research is needed about your subject b4 the interview lento yokufaka Isingisi ukhuluma no Bab' Mnyandu😂
@vusidlamini6275
@vusidlamini6275 Ай бұрын
@@iKotoyi yilento eyangenza ngaxabana naye ekhuluma nezingane zakhe ISilungu ngosuku lokubungaza OBaba... Lol
@user-gb3jh2hp9o
@user-gb3jh2hp9o Ай бұрын
The end is near, Jesus is coming soon repent before it's late
@themaskedtrader1234
@themaskedtrader1234 Ай бұрын
Too hell with your jesus, siyeke thins
@alexhadebe4079
@alexhadebe4079 25 күн бұрын
Amen Malibongwe iGama leNkosi 👑 yamaKhosi uJesu Krestu amen ❤
@SamkelisiweBiyela
@SamkelisiweBiyela Ай бұрын
Baba umyandu sicela uvalelise ngengoma ka Dlayedwa usebenzaphi
@user-wy1re5ko5d
@user-wy1re5ko5d Ай бұрын
Mina ngidlala lendoda
@SiphoVukayibambe
@SiphoVukayibambe Ай бұрын
Babumnyandu syohlala sikuthanda
@madodagxavu4731
@madodagxavu4731 Ай бұрын
Igqala
@alsonmbatha3844
@alsonmbatha3844 Ай бұрын
Alikho iqiniso elidlula ubumbano njengoba usho isxaxaa
@ThembaniBuhleMsomi
@ThembaniBuhleMsomi 28 күн бұрын
UNkulunkulu akugcine Baba silokhu sithola umlando omnandi kuwe❤
Ukhozi FM TV: Israel Matseke Zulu
1:20:36
Ukhozi FM TV
Рет қаралды 2,4 М.
Uhambo noNonkulunkulu: Pastor Sthembiso Zondo
41:04
Ukhozi FM TV
Рет қаралды 213 М.
Or is Harriet Quinn good? #cosplay#joker #Harriet Quinn
00:20
佐助与鸣人
Рет қаралды 48 МЛН
I Took a LUNCHBAR OFF A Poster 🤯 #shorts
00:17
Wian
Рет қаралды 15 МЛН
when you have plan B 😂
00:11
Andrey Grechka
Рет қаралды 43 МЛН
Ngamxolela uMkami Elale neNdodana kaMfundisi - And this is what happened!!!!!
54:05
Usizi kudutshulwa uSkhumbuzo|| Izinkabi chronicles
41:04
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 56 М.
Ukhozi FM TV: Ingxoxo ekhethekile no Mbuso Khoza
16:34
Ukhozi FM TV
Рет қаралды 23 М.
Ayanda Msweli Foundation | KZN Isizinda Sezinkabi | Inkabi Episode Two
1:25:17
Inkabi Esibaqedile nge Volovolo, isithathe uMhlala Phansi
1:25:18
Real TV1 Stories
Рет қаралды 124 М.
Or is Harriet Quinn good? #cosplay#joker #Harriet Quinn
00:20
佐助与鸣人
Рет қаралды 48 МЛН