uKhuzani uveze okungaziwa ngembangi yakhe emngcwabeni.

  Рет қаралды 80,066

Indlamlenze TV

Indlamlenze TV

Күн бұрын

#Khuzani

Пікірлер: 86
@georgebuthelezi8057
@georgebuthelezi8057 2 жыл бұрын
Akulungi impela Khuzani ukuthi uze uqede inkulumo yakho ungaliphathanga iGcokama kanti yini le eseGcokameni
@nkosinathizungu6859
@nkosinathizungu6859 2 жыл бұрын
Lobaba obetshalwa lapha was the reason uKhuzani noMthandeni baqala ukubasembangweni wokweyisana. So, lapha uKhuzani is leaving no details out ngendaba yokusebenzisana kwakhe noNtuli. akuyikho ukuthi sesilandela oKhuzani sibavuna noma kunjani, cha, this calls for a fair, liberated mind to understand the speech context.
@siphesihlelanga5783
@siphesihlelanga5783 2 жыл бұрын
U Khuzani uhlakaniphileke yazi. Ubomnaka maye khuluma.
@nkosinathizungu6859
@nkosinathizungu6859 2 жыл бұрын
Kakhulu bafo, angisuye umlandi ojulile ngobuqembuqembu kodwa yena uhlakaniphile, manje abanye abantu uyaye uthi mawkhuluma kahle ngomunye umculi besebekuvalela ekhonene kungathi unamanga bebe bekubona indaba badliwa inzondo kakhulu
@thulanigama5275
@thulanigama5275 2 жыл бұрын
Ukhuzani useyafananje noNgizwe ngezinkulumo zakhe
@khulumanimthembu2283
@khulumanimthembu2283 2 жыл бұрын
Ngiyavuma uDuyaz yinkosi yakho ngisho emgcwabeni kumele ukhulume ngaye hayi uyisilima Khuzani duduza hayi amasimba wokungceka
@khumalo851
@khumalo851 2 жыл бұрын
Ubona sengathi angeke anakeke ukuthi ungumculi uma engakhulumanga ngenkosi yakhe
@siyabongamkhize2788
@siyabongamkhize2788 2 жыл бұрын
😂Ngeke uzikhohlise njengabalandeli bakaMthandeni, ay cha niyazikhohlisa bakithi ngalento yenu ecikizayo😂. Uyinkosi kaKhuzani uMthandeni?😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@nkosinathizungu6859
@nkosinathizungu6859 2 жыл бұрын
@@khumalo851 Lobaba obetshalwa lapha was the reason uKhuzani noMthandeni baqala ukubasembangweni wokweyisana. So, lapha uKhuzani is leaving no details out ngendaba yokusebenzisana kwakhe noNtuli. akuyikho ukuthi sesilandela oKhuzani sibavuna noma kunjani, cha, this calls for a fair, liberated mind to understand the speech context. Hlakanipha Mntungwa
@khumalo851
@khumalo851 2 жыл бұрын
@@nkosinathizungu6859 kwakumele ekuveze enikwe ithuba kuSABC 1 wayeka manje usehamba ekhuluma nje
@nkosinathizungu6859
@nkosinathizungu6859 2 жыл бұрын
@@khumalo851 Bafo, lamaqhawe omalibi, alikho ebeliphumela obala ngeqiniso, bebegwajaza bobabili. manje ngibuza ukuthi iqiniso sizokwazi kanjani thina okuyilona elingekho fabricated. Mhlampe iqiniso solizwa mhla babekwa ndawonye noma kwakhona ozoyeka ukuncofa omunye
@messiahsmith9964
@messiahsmith9964 2 жыл бұрын
Yey unzima kakhulu ke loLive kaKhuzani manj
@ladytokisile9704
@ladytokisile9704 2 жыл бұрын
Angifun kungasho Uyinqonqo suka Qhubeke njalo Ndlamlenze. Umkhaphe kahle umfo ka Mphemba
@sihawysenkosilethukuthula6135
@sihawysenkosilethukuthula6135 2 жыл бұрын
Aphumele ngokuthula. .....ai kodwa Lo LIVE🔥🔥👑
@mlamulidladla7227
@mlamulidladla7227 2 жыл бұрын
Ayyy Mgodi ukhuluma ngisho emgcwabeni usadlula a
@nomfezekomteza7176
@nomfezekomteza7176 2 жыл бұрын
Awww lo baba kanti🙆‍♀️🙆‍♀️....may his aoul rest in peace
@masobahlemakhunga88
@masobahlemakhunga88 2 жыл бұрын
khuba Wethu umuhle Qhawe lethu blue nation khuphuka bhuti
@thulinkosi4411
@thulinkosi4411 2 жыл бұрын
Hhay man Khuba suka 🔥💥😃. What an amazing sendoff to Bab' uNtuli.
@ntandokhoza8540
@ntandokhoza8540 2 жыл бұрын
Awu madoda usekhulile uKhuba uma eseshaya u Live kanje
@nkosiedlamini2798
@nkosiedlamini2798 2 жыл бұрын
Ukhulile mfokaKhuba, may his soul Rest in peace
@mdumisenisydwell6105
@mdumisenisydwell6105 2 жыл бұрын
Lol 😀 wagadla khubaaa
@TheJozistos
@TheJozistos 2 жыл бұрын
Ngamazi ngeNdidane ubaba uNtuli. Phumula Godide 🙌🏾🙌🏾🙌🏾
@cebothusisomfene3985
@cebothusisomfene3985 Жыл бұрын
kunjalo kunjalo😄♥️♥️
@benniebandile2051
@benniebandile2051 2 жыл бұрын
Uyaz angiyena uMlandeli kulezinsizwa zombili kodwa lokhu okwenza la Khuba kusho ukuzikhandla ngomsebenzi wakho uyasebenza Khuzani mfowethu ngyakubongela
@bonganigazu4759
@bonganigazu4759 2 жыл бұрын
Iyasebenza lensizwa and uyayibona ukuthi ngasosonke isikhathi ifuna ukuyenzisisa into eyenzayo
@boxermtshali6638
@boxermtshali6638 2 жыл бұрын
Jah khona bafeth lomfo yazimisela ngento yakhe muhle umsebenzi up khuba
@samumaureen8698
@samumaureen8698 2 жыл бұрын
Laswenka iqhawe💓
@mzikababagumede2002
@mzikababagumede2002 2 жыл бұрын
Bekufihlwa bani
@ttkamara1193
@ttkamara1193 2 жыл бұрын
Ubaba U Ntuli sham bebesebenza naye ku live ka maskandi kusukela ko Ndidane up until kulabaculi abasebasha Wayephiewe man May His Soul Rest In Peace Tata Wayibamba mfoka Mpungose Lala kahle QHAWE ulufezile ugqhanso
@praymoretshawe1937
@praymoretshawe1937 2 жыл бұрын
Up Khuba wethu
@mphazimagininda407
@mphazimagininda407 2 жыл бұрын
👑Khuba✊up Khuba up✊
@vuyotervin6292
@vuyotervin6292 2 жыл бұрын
Uza kahle kakhulu ngo live king
@smisomkhize9053
@smisomkhize9053 2 жыл бұрын
Gcwensa said the right thing ngawe khuzani ushiye indidaneqobolwayo
@smisomkhize9053
@smisomkhize9053 2 жыл бұрын
Into enhle iyanconywa
@aviwepiyose3916
@aviwepiyose3916 2 жыл бұрын
I really can't get over this video yey uKhuzani usenzani ezweni lika Thixo yhini
@mlungisisomuhlegcwensa1607
@mlungisisomuhlegcwensa1607 2 жыл бұрын
Hey wayephiwe ubaba uNothi Ntuli, kulele iqhawe eShowe ngeke ngikhohlwe izinto akayezisho ezingomeni zikaKhuzani.
@thobanigumbi1377
@thobanigumbi1377 2 жыл бұрын
Khuba jabulisa abantu
@mbongelenimbongeleninkala4840
@mbongelenimbongeleninkala4840 2 жыл бұрын
Uyigagu mfana wami Ngisho ulkhuluma
@thembelaniphungula7661
@thembelaniphungula7661 2 жыл бұрын
isalukazi sasemdletsheni😂😂😂😂😂😂 RIP Godide
@spheleleblaze7941
@spheleleblaze7941 2 жыл бұрын
🤣
@mziwenkosibiyela6112
@mziwenkosibiyela6112 2 жыл бұрын
Can we have your full footage, sounds inspiring
@luxololux5330
@luxololux5330 2 жыл бұрын
Shukuthu uNgizwe uqamba amanga ahlaza mayethi wuyena straight owabangela inxabano kaKhuzani no Mthandeni... Aiii kodwa
@njabulosbiya289
@njabulosbiya289 2 жыл бұрын
Igcokamelisha ulikhonzile njalo wena nkunzi
@reubenhlongwane415
@reubenhlongwane415 2 жыл бұрын
I like Zulu culture , they respect
@thuthukanibuthelezi609
@thuthukanibuthelezi609 Жыл бұрын
Uhlez ekhulum udoti lomfana uban ongaybiza ngesalukazi
@senzoradebe1115
@senzoradebe1115 2 жыл бұрын
🤣🤣nasemngcwabeni uqobo wenza sure ukuthi ukhuluma ngalendoda yase mdletsheni🤣🤣🤣cha ikmise kabi shame
@nkosinathizungu6859
@nkosinathizungu6859 2 жыл бұрын
Lobaba obetshalwa lapha was the reason uKhuzani noMthandeni baqala ukubasembangweni wokweyisana. So, lapha uKhuzani is leaving no details out ngendaba yokusebenzisana kwakhe noNtuli. akuyikho ukuthi sesilandela oKhuzani sibavuna noma kunjani, cha, this calls for a fair, liberated mind to understand the speech context. Hlakanipha Radebe
@maureentphakathi6295
@maureentphakathi6295 2 жыл бұрын
Awuuu shame May His Soul Rest In Internal Peace Thanks Khuba
@sandilembhamali7645
@sandilembhamali7645 2 жыл бұрын
Bhiiii Bhiiii bhiiii😂😂😂😂👌👌👌👌
@bongumusamanganga743
@bongumusamanganga743 2 жыл бұрын
Cha wayibekakamnandi mfowethu i Ukuthi yaqalakanjani
@myaluzadagenuine
@myaluzadagenuine 2 жыл бұрын
"Kwakukhanda lini lona leli,elingaka pho!
@philamagwaza11
@philamagwaza11 2 жыл бұрын
Athi " Valuzibhu ooh anifuni ukweshela nje nifuna ukuncoma abethu abafazi bese nithi bahle" 😅 RIP baba uNtuli
@wandilebombo5655
@wandilebombo5655 2 жыл бұрын
khuphuka Mpongose Lusikisiki iyavuma
@bongavictor2663
@bongavictor2663 2 жыл бұрын
Uqinisile Khuba vele eyaseMdletsheni yadunyiswa eyaseMandaba
@nelisiwekunene9010
@nelisiwekunene9010 2 жыл бұрын
Nelisiwe kunene ophongolo hayi abakuyeke khuba uzihambela wedwa unkulunkulu asigcinele wena
@charleskhumalo7979
@charleskhumalo7979 2 жыл бұрын
Lol kodwa Khuzan 😂😂😂 lala Ntuli ngokuthula
@mlungisimosiea
@mlungisimosiea 2 жыл бұрын
I sound ayhlelekile la
@thevoiceofprophecy9374
@thevoiceofprophecy9374 2 жыл бұрын
Xoki
@mildredsmith1988
@mildredsmith1988 2 жыл бұрын
Mna ndicebisa uba uKhuzani asondele kulomntwana, bayokwenza iDNA test kunoba kuloko kuyilento eyenzeka yo, uzokwehla isthunzi uKhuzani
@phiwakahle4876
@phiwakahle4876 2 жыл бұрын
May His Soul Rip🕯🙏🏾.
@myaluzadagenuine
@myaluzadagenuine 2 жыл бұрын
"Chwanguza zichith' ubisi bhaklaz' umunt' etsheni, hha bhakla!!!. Ngimkhumbula mayesesho njalo.
@kgoccykgoccykgoccy7495
@kgoccykgoccykgoccy7495 2 жыл бұрын
Kanti yini le ekwi gcokama elisha nase mncwabeni bakhuluma ngaye
@mxolisihopewellzondi3678
@mxolisihopewellzondi3678 2 жыл бұрын
Yaz kuvele kuthi kuseza kamnandi usese lento yakho yoSduma ngabanye
@thabisomanana6102
@thabisomanana6102 2 жыл бұрын
Lale ngokuthula qawe lakwasompisi
@nkosinathimkhize7294
@nkosinathimkhize7294 2 жыл бұрын
Baba uNtuli ubeyi Qhawe
@MtehGwabuzela
@MtehGwabuzela 2 жыл бұрын
Ukufa madoda ubani ozothi ipeni phepha
@thabaninyawo6137
@thabaninyawo6137 2 жыл бұрын
Ugqokeni kodwa ukhuzani bakithi
@spheleleblaze7941
@spheleleblaze7941 2 жыл бұрын
RIP sompisi
@thokozanigwebu0
@thokozanigwebu0 2 жыл бұрын
Kalale ngokuthula.
@muhmuhh3187
@muhmuhh3187 2 жыл бұрын
Yawuzwa ulive
@nelsonvundla9959
@nelsonvundla9959 2 жыл бұрын
Eshe fuseg wethu uyinkunzi manqele sebevumebonke viva red Nation viva uyidixa langempela kuzani yinkosi yakho u Mthandeni igcokama elisha indlabeyiphika Sibusiso Manqele king of maskandi
@nkosinathizungu6859
@nkosinathizungu6859 2 жыл бұрын
Hlakanipha Nkunzi, ungathathi ngekhanda elingahlakaniphanga. Lobaba obetshalwa lapha was the reason uKhuzani noMthandeni baqala ukubasembangweni wokweyisana. So, lapha uKhuzani is leaving no details out ngendaba yokusebenzisana kwakhe noNtuli. akuyikho ukuthi sesilandela oKhuzani sibavuna noma kunjani, cha, this calls for a fair, liberated mind to understand the speech context.
@nonkululekonokulungamfekay4326
@nonkululekonokulungamfekay4326 2 жыл бұрын
Ja bona ayihlangene lento oyikhulumayo nomgcwabo
@bongumusamanganga743
@bongumusamanganga743 2 жыл бұрын
Mphemba
@joebroadbeef332
@joebroadbeef332 2 жыл бұрын
Ngemphela,Kunzima.... Kodwa Yisfiso sika Nkulunkulu! :(......
@siyabongamabuza2157
@siyabongamabuza2157 2 жыл бұрын
Cha washo uMthandeni ukuthi uKhuzani ungumlandeli wakhe, sengiyabona wayeqinisile. Angeke kuthi kufiwe wena ubebhizi namagama abantu uze ukhohlwe ukududuza
@nkosinathizungu6859
@nkosinathizungu6859 2 жыл бұрын
You need to listen and understand the logic and context of his speech. nina nizonda uKhuzani nize ningamuzwa mekhuluma, you are full of hate nina bantu, aniboni nalapha sinbhayizisa lento yenu
@siyabongamabuza2157
@siyabongamabuza2157 2 жыл бұрын
@@nkosinathizungu6859 nimuthanda kabi uMgodi noma esebheda angiboni, mina anginandaba ukuthi uthini kodwa lokhu engikushilo kunjalo nje akujiki
@nkosinathizungu6859
@nkosinathizungu6859 2 жыл бұрын
@@siyabongamabuza2157 cha Bafo, angilwi lapha, kanti nami angsuye umlandeli kodwa ngiyazi mangbuka macomments kuKhuzani kuhlezi kunenzondo kubalandeli. Indaba lapha ingoNtuli ukuthi uKhuzani wazana kanjn noNtuli, wena nje bafo bewazi ukuthi ukweyisana kwaMgodi noDunudunu kwasuka ngoNtuli. ukubeke akakvezanga lokhu Khuzani ngabe asikwazi
@mosisemcube6936
@mosisemcube6936 2 жыл бұрын
UMthanden umfaka nangopotsho, kuduma yena la ekhanda emngcwaben pho
@nkosinathizungu6859
@nkosinathizungu6859 2 жыл бұрын
@@mosisemcube6936 Bafowethu ngathi anilalele kahle, ithini ngzame kunivula umqondo ngoba nilalele ngezindlebe kodwa umqondo ngathi avelekile. Lobaba obetshalwa lapha was the reason uKhuzani noMthandeni baqala ukubasembangweni wokweyisana. So, lapha uKhuzani is leaving no details out ngendaba yokusebenzisana kwakhe noNtuli. akuyikho ukuthi sesilandela oKhuzani sibavuna noma kunjani, cha, this calls for a fair, liberated mind to understand the speech context.
@sbongilegoodness8663
@sbongilegoodness8663 2 жыл бұрын
Khuba khuba khuba udlukotini nkunzi
Khuzani,Jaiva,Njoko begida ifolo
26:03
Indlamlenze TV
Рет қаралды 12 М.
小天使和小丑太会演了!#小丑#天使#家庭#搞笑
00:25
家庭搞笑日记
Рет қаралды 42 МЛН
Bike Vs Tricycle Fast Challenge
00:43
Russo
Рет қаралды 107 МЛН
UKhuzani uzifaka Zonke kwi Gcokama Elisha: Ngizwe Mchunu : Ziyakhala
10:01
S.K Media Production
Рет қаралды 26 М.
khuzani won best performance on Impucuzeko Maskandi Festival
6:35
C Speaker Nawe
Рет қаралды 1,9 М.
UKhuzani eqolwa u R15000
13:20
Indlamlenze TV
Рет қаралды 49 М.
UDr Khehlelezi uwenze ubulungiswa...
9:25
Lalela Mft
Рет қаралды 28 М.
Amazwi EGCOKAMA ELISHA Enkonzweni Yomncwabo Kamama uMashandu
12:21
S.K Media Production
Рет қаралды 43 М.
NGATHI AKADLE INKOMO KUPHELA ANGANGIBULALI
47:51
THULELENI TV
Рет қаралды 436 М.
MUIMBI HOSIAH CHIPANGA MUDARE RAMAMBO MUTASA VS LEON MATESVA  KARANGANDA TV KUTORWA KWEMUNDA
18:01