UKUBANGWA KWAMI ABANTU ABADALA - PART 2

  Рет қаралды 28,686

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

Күн бұрын

Пікірлер: 156
@xolanihlongwa2438
@xolanihlongwa2438 4 жыл бұрын
😭😭😭 ey kunzima Mpunga.ulwazi osinika lona lujulile.Mina ngahamba ngenzelwa imbeleko sengimdala kade sizodilizwa.Kwathi ngoMsombuluko sengivalelisa kugogo,umama esesesangweni kwafona iNdiya lathi"Xolani where are you" Ngathi ngisekhaya.lathi what size are you wearing.ngabasho bonke osayizi.lase lithi siku ordela uniform entsha uzoqhubeka usebenze.Ngavele ngakhala.manje Mpunga ungifikisela izinyembezi ngoba ngyayazi lento okhuluma ngayo
@welcomegugu7596
@welcomegugu7596 4 жыл бұрын
Euw, ngathi uthunyelwe kimi ngqo, ngoba yisona simo engi bhekene naso ngxamashi. Ngi fisa ukuba uqhubeke wenabe ngaso lesi hloko mpunga.
@malixolemdutyana7733
@malixolemdutyana7733 4 жыл бұрын
Syabonga Mpunga♥️🙌siyacela usphathele umfanekiso walemisebenzi owayenza🙏uyaselapha isizwe esimnyama💯
@zimiengwekazim6532
@zimiengwekazim6532 2 жыл бұрын
Loud and clear 👏🏾👏🏾Siyabonga Baba 👏🏾
@luckytau6331
@luckytau6331 Жыл бұрын
Loud and clear indeed, siswami! Haaibo! Igagu lensizwa. Syabonga Mpuuuuuuu...Ngaaa!🙏
@nonhlanhlamdlalose8671
@nonhlanhlamdlalose8671 4 жыл бұрын
Siyabonga Mpunga ukuphinda ubuye uzosisikela kwelinonile. Kuyezwakala kahle kakhulu. Sewuku kuthi sisalele emuva ngamasiko esintu ngenxa yencindezelo, nokwesatshiswa. Kubekwe nemithetho ephikisana nezinto eziyisiko lwabaNsundu. Ayibuye!
@togutini5576
@togutini5576 2 жыл бұрын
We-Mpunga!! We-Mpunga!! We-Mpunga Yesintu!! hayibo!! haibo!! haibo!! ndiyakhahlela ndiyabulela kuwe xa ndisitsho ngalendlela, ndithi makube chosi kube hele, andifuni ukwenza abemade amazwi okubulela ngokundisusa intshongo emehlweni, ngoba bendiyimfama kodwa ngoku ndiyabona, ndithi kuwe ndinendlebe nje ndinetyala, ngxatsho ke!! 👌👌.
@sleebembe7531
@sleebembe7531 2 жыл бұрын
Ngiyabonga for sharing this. I need to do this and ngenze ngendlela yabo as angihlali nasemisebenzini
@ayabongangubane7815
@ayabongangubane7815 4 жыл бұрын
Sibonge 🙏baba ngokwakha isizwe kwanami ngibhekene nesimo esithi asifane nalesi ngifunde lukhulu ngodaba lwakho lwalesi simo sengiyazi ukuth ngizosuka la ngibheke kuphi.
@lindiwedube5079
@lindiwedube5079 4 жыл бұрын
Sicela usichazela Mpunga, ikuthi silungiswa kanjani lesimo.
@sandilezondo6308
@sandilezondo6308 4 жыл бұрын
Makwande Mpunga..qhubeka nemfundiso zakho siyathokoza
@umcebiseni6474
@umcebiseni6474 4 жыл бұрын
Qhubeka Mpunga yami. Uyazi ngikulethelwe yithongo. Lento oyikhulumayo iyimi uqobo
@nokubongamlambo3524
@nokubongamlambo3524 4 жыл бұрын
Ngiyabonga amuhlanje ngikhulile ngenxa yakho Mpunga yesintu...ngicela uqhubeke sifunda lukhulu kuwe👏👏
@gugulethumahlangu5646
@gugulethumahlangu5646 4 жыл бұрын
Ngicela uqhubeke. Ngivuke eskseni ngahlangane nawe lana ku KZbin, mina angizazi ngiwela kuphi. Ngicela ubalise ngendaba yenhlawulo 😭😭😭
@mkhabolengayondodemyama5905
@mkhabolengayondodemyama5905 4 жыл бұрын
Iyona nkinga ebhekene neningilethu mina sengphuthelwe okningi Mpunga yesintu ngenxa yenetwork ucelc esavele yasjikela sasala dengwane kmanje sengincenga kuvodacom ekbeni ngnecontract nocelc sengkhokhela amadata mahhala anyway syabonga kakhulu baba Khathini sicela inkosi ikukhulise baba Galaza
@musawenkosiblessing2884
@musawenkosiblessing2884 4 жыл бұрын
Khathi sawubona iziphi izimpawu ezisobala zokubangwa zidalwa mina ngiwumlanjwana ngafunda kubobaba isikole ngenzenjani mpunga kuyabheda hhayi kancane 😭😭😭😭😭😭
@lulamamlambo3476
@lulamamlambo3476 Жыл бұрын
Ngbonga angiphezi mpunga yesintu ngamavedio akho mina ayangisiza kakhulu ❣️🙏
@nomvulanxumalo8713
@nomvulanxumalo8713 3 жыл бұрын
Wow! Anginawo amade............ Ngyabonga Mpunga.
@ndumisongobese1548
@ndumisongobese1548 4 жыл бұрын
Ngiyabonga kakhulu mnewethu, bengicela futhi uphinde uqhubeke nalo loludaba lubalulekile kakhulu. Usungilaphile kakhulu, ngicele futhi ungenelele kule yemisenzi owayenza sibaningi esikulenkinga.
@nkosikhonamadonsela3923
@nkosikhonamadonsela3923 Жыл бұрын
Ngiyabingelela Mpunga , ngicela ukubuza nginenkinga yokubangwa abantu abadala , kodwa inkinga enkulu ubaba wangiphika kodwa izidalwa zakubo ziyangiphuca inhlanhla Uma sekuseduze ukuthi ngiphumelele
@thokozanizwane6170
@thokozanizwane6170 2 жыл бұрын
Babazi ngani ukuthi awuthembekile noma uthembekile,yazi dlozi nalo kodwa
@Keekeembhele
@Keekeembhele 3 жыл бұрын
Hai uyangihlupha Mpunga. Siyabonga
@dorrasngwenya7040
@dorrasngwenya7040 3 жыл бұрын
Wow siyabonga mkhulu ubusisiwe ngenpela
@mxolisimabaso9754
@mxolisimabaso9754 2 жыл бұрын
Mntakababa syabonga kakhulu mfwethu ngolwaz osiphalona ngesintu sizophila uphilisa isizwe ungapheli amandla mfwethu
@nononkosi1527
@nononkosi1527 3 жыл бұрын
Eish. This has touched me, umfana wam has a similar problem
@letalwandle4553
@letalwandle4553 2 жыл бұрын
Siyabonga Mpunga Yesintu
@inhlulamgabashe9632
@inhlulamgabashe9632 4 жыл бұрын
Wayibulala, wayihlinza, wayihlahla, wapheka n manjee isisezithebeni abayidle abayilambele..... Impuuuuuuunga
@andiletervin4794
@andiletervin4794 Жыл бұрын
Angazi ukuthi ngingakubonga kanjani
@zengezile
@zengezile 4 жыл бұрын
ey kwaze kwabambandzi kulalela indzaba yakho Mpunga, chubeka usichazele Baba kutsi lisiko lekutsatsa sibongo sakaboMalume lentiwa njani.
@sibongiseninkande7279
@sibongiseninkande7279 4 жыл бұрын
Wayilamula. nami ngikwisimo esifana ncamashi nesihloko sanamhlanje. Siyabonga ngokukhanyiselwa kabanzi ngaloludaba
@nomagugumjoli2148
@nomagugumjoli2148 4 жыл бұрын
Siyabonga Mpunga sakulethelwa umkhulu womkhulu. Ume njalo siyabonga mzukulu wakoMapholoba
@noma97842
@noma97842 11 ай бұрын
Al long story short..... ndise eastern cape eGqeberha Sendide ndi neminyaka eyi50 now, ngize ngashaywa sistroke ion the 1st of August about (2months ago). I am suffering with the ssimilar problem and I am a qualified teacher, ngayekela umsebenzi (resigned) in 2020 due to confusion nje engayazi. Ngiqeda kwenza imbeleko khaboGogokaMha a month ago ( October 5th and 6th).... Utata ongizalayo waayenza kanti iinyangi zathi uyenze wrong kokwabo. Ndaphinda futhi ndayenza kubantu abanesduko sakhe. Now irecently heard futhi kwinyinyangi ukuthi ndibangwa ngabooGogo bakuloMha ( meaning andiyenzangaimbeleko at all), that's why I decided to do it kuloGogolapho ndikhulele khona ngoba noGogo wandikhulisela khabo khayeni lake. I am really lost, amaphupha wona anginawo at all💔.can you please advise me.
@lesedilekabe101
@lesedilekabe101 4 жыл бұрын
Yimina inumber 1namuhla, Siyabonga mpunga yesintu. Kade ngilindele soloku sukela ekuseni.🙏🤘.
@mbaligoba2197
@mbaligoba2197 4 жыл бұрын
Kwangathi ukhuluma nami mpunga yesintu.Izinto zami ziphithene ngoba ngihlala kubo kababa kodwa akaze enze izinto ngokufanelekile kanti futhi nasohlangothini luka mama umsamu awuqondile ngoba umama yena kumele ngabe ubiza isibongo sikababa wakhe owamenzele konke waze.wambika kubo ka Hlongwa.
@impungayesintutv
@impungayesintutv 4 жыл бұрын
Kumele ubuyele komalume izinto zizohamba kahle, okanye khuluma nobaba alungise izinto
@mlamulishabangu2081
@mlamulishabangu2081 4 жыл бұрын
Wayibeka Mzukulu kaMapholoba yacaca yathi bha.Nami ngangikulesosimo impela futhi nezifundiso zakho ziyidlalile indima kumina ukwenza into ngendlela.uqhubeke nje Mpuuuuunga!
@mpilonhlekhanyile7694
@mpilonhlekhanyile7694 4 жыл бұрын
Impuuuuungaaa 😊 👏
@rebeccatshabalala5314
@rebeccatshabalala5314 Жыл бұрын
Hay ucacisile mkhulu, siyabonga
@patriciathandi4493
@patriciathandi4493 4 жыл бұрын
Ngicela uqhubeke...siyabonga
@alexbhebhe456
@alexbhebhe456 4 жыл бұрын
Siyabonga Nduna kandaba sifunda lukhulu
@sosawillduma1073
@sosawillduma1073 3 жыл бұрын
Mpunga... Sicela unabe... Uqhubeke njalo usichazele ngemsebenzi owayenza ukuze likukhanyisele ithongo nabadala
@sleebembe7531
@sleebembe7531 2 жыл бұрын
So must my father's family ilobole to my mom's side as ngobikwa and ngakhula ngigula and nalashwa umkhulu ozala uBaba. I haven't been sick since rhen
@msizisandile2645
@msizisandile2645 4 жыл бұрын
impungaaaaa sacela uqhubeke fuze inkinga le esinghluphe imnyaka
@mbusozulu9098
@mbusozulu9098 4 жыл бұрын
Ngyabonga bhuti ngalesihloko esijule kanje ngoba Nami nginenkinga efana kodwa eyami I Zima ngoba angisenabazali so ngino mbuzo enginawo la wenpunga mfwethu ngingakhona ukuthola umlaphi wendabuko ukuthi engihlanganisele Izidalwa ngoba nomdeni angisenawo bengicela futhi ngifisa ukwazi mpunga yesintu ngiyahlupheka ngicela usizo nokwalulekwa ngesimosami
@impungayesintutv
@impungayesintutv 4 жыл бұрын
Azihlanganise ndlelani?
@mbusozulu9098
@mbusozulu9098 4 жыл бұрын
@@impungayesintutv azihlanise ngendlela yokuthi ziyeke lom,bango ezinawo ngami ngoba basekhakho mama Uma bengipha inhlanhla abasekhaya bayayi hlikiza nakanjanalo nasekhaya umabengipha inhlanhla abakhakho mama bayayi hlikiza bese sengiba umuntu ongaphumeleli ngayo yonke into engizama ukuyenza
@buhlebamaswazitshabalala6033
@buhlebamaswazitshabalala6033 4 жыл бұрын
Wazewalikhuluma iqiniso Mpunga mina ngizengavaleka amadlebe ngenxayomsindo wamathonga kodwa ngithe ngingalu ngisa koMalume impilo yami yafana neyenganezelwe yayinhlekakhulu kumanje ngiyaziqhenya mengibiza izibongo zomalume ngiye ngithi ngafikela kuNambokazi koMbonane u mshana ka Mkhithika nakuba lunge usiko olukhulu engilenzile kodwa impilo imunandi
@thabsilesithole1131
@thabsilesithole1131 4 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu mpunga usilapha ngenyaniso ngicela uqhubeke 🙏🙏
@sihlemafambane9338
@sihlemafambane9338 4 жыл бұрын
Syabonga kakhulu ngalolu lwazi oluvula inqondo ngobucayi bokubangwa ngabadala. Angazi noma ngizwe kahlen uma uthi umama wakho wakufaka isiphandla. Ngabe kuyenzekan kanjalo noma isphandla kwakumele usifakwe umalume wakho
@nomangesinthala8948
@nomangesinthala8948 2 жыл бұрын
Mpunga you just made me cry 💔😭😭
@luckytau6331
@luckytau6331 Жыл бұрын
Yimi lowo yaz, Sis. Lomuntu uthe makakhuluma kwashaqa unwele , ngafikelwa zinyembezi.😥
@nomangesinthala8948
@nomangesinthala8948 Жыл бұрын
@@luckytau6331 Nami ngikhalile. He's a good story teller! 💯
@ndumisombete5955
@ndumisombete5955 4 жыл бұрын
Uyimpunga yangempela ,cela usiphathele ukuthi msebenz mine lena wayenzayo mase u tshintsha isibongo. Ngeshwa ndingumxhosa mna kodwa isintu siyafana ndiyafunda kulemifaneliso iqoshiwe yakho.
@phelelanimbanjwa4391
@phelelanimbanjwa4391 Жыл бұрын
impunga kodwake imisamo ayifani mina ngizalelwe ekhaya kodwa ngohlezi ngiziphupha ngisemusamo wakithi kobaba njalo bekukhishwa unkosikazi nezingane zami kubo bezokwamukwelwa ekhamo mama ka Mbanjaw kodwa ngiphuphe memukelwa ugogo ozala u baba ka Madlala kodwa kade memukelwa ekhabo mama kwenzeke kanjani
@skhumbuzomzimela8564
@skhumbuzomzimela8564 4 жыл бұрын
Impungaa, yaze yasakha lendaba. UNkuluNkulu akubusise...👏
@zakhelesibiya7590
@zakhelesibiya7590 Жыл бұрын
mpunga ngiphezu kwayo leyondlela. ngyabonga kakhulu Im doing PhD but not employed abantu bayamangala yini inkinga yami kodwa sekuzolunga
@revsimphiwesmthembu1923
@revsimphiwesmthembu1923 4 жыл бұрын
Mina yenzaka, lo Mama wamginika into ekuthiwa ivimbela ... bafika ebusuku Bathi bazongiyeka... I was 17 years old ...now I’m 40! I know exactly what you are talking about... obviously I did sort all as the time progressed. Even now I’m still observing and fortunately they speak to me uma kukhona engisakwenzi kahle ngoba to balance sometime is a challenge isibongo sakaMa neseka Baba
@impungayesintutv
@impungayesintutv 4 жыл бұрын
Mvelase
@puritytabete2149
@puritytabete2149 4 жыл бұрын
Celi Inamba yakho nami nginenkinga enje ngeyakho
@phillyamanda6339
@phillyamanda6339 Жыл бұрын
Siyabonga baba ukucaciseleka
@psilethiwezulu453
@psilethiwezulu453 2 жыл бұрын
Ngalapheka isifo esahlula bonke abelaphi engbahamba iminyaka ewu 40, kwande mkhulu 🙌🙏
@DevilliersRolihlahla
@DevilliersRolihlahla 11 ай бұрын
Sawubona mpunga yesizwe ngihlezi ngikumamela izeluleko zakho kodwa julena sengathi utshela mina nginaleso simo edingihlupha impilo yami cishe yonke zokufonela Mkhulu
@KhumbulaniKhumbry
@KhumbulaniKhumbry Жыл бұрын
Ngyabingelela mpunga yesintu ngicelukubuza ngeskhathi kuhlatshwe inkukhu zokuthi bakbokababa bayekumbango waphinde wathelwa ngenyongo yayo
@drmnandishukela8526
@drmnandishukela8526 3 жыл бұрын
Mpunga yesintu siyabonga baba🙏🏼🙏🏼
@khulekanidlamini-jk1vh
@khulekanidlamini-jk1vh Жыл бұрын
Angibingelele kwimpunga sibonge khathini ukusivula amehlo siyisizwe.ngikhulele komalume sengifuna ukwandisa umuzi.njengoshana.iyiphi ndlela okumele ngiyisebenzise noma kwenziwa kanjani..Dlamini
@thubalakhebhekizenzo6319
@thubalakhebhekizenzo6319 2 жыл бұрын
Owami ubaba akafuni ukukwenza lokho." Ngiyoke ngibone ukuthi uyogcina naphi". Kwenziwa njani esimweni esinjalo
@siphesihlezwane1070
@siphesihlezwane1070 2 жыл бұрын
😎❤ Topic yaze yangilapha
@lindojustice1299
@lindojustice1299 4 жыл бұрын
Izandla zedluli khanda mfo kaMbanjwa🙌
@thembimncube48
@thembimncube48 4 жыл бұрын
Thokoza Mkhulu, Makwande, Kukhanye, ngicela ucubeke ufundise, nginomubuzo futhi obekane nami,umangibiza isibongo sa ko gogo (mama ka ma)kodwa ngikhuliswe kwa mkhulu (baba ka ma)ba ngacgacgancga no Ma no Baba njalo, kuyakwazi ukubanombango lapho? Ngingakabafaki abakithi Ngoba phela ngizengaganwa nami,ngaganisa kabo Mkhulu langikhulele khona,futhi ngimbethwe hi bo ba kabo Mkhulu.
@makhosimzimela9919
@makhosimzimela9919 3 жыл бұрын
Ngitabingelela kwi mpunga ngicelukwaz mina ngiyiweke elinye d depends singamantombazane uma ngiya kwababonayo kuthiwa ngibenhlanhla engiyiphiwe abadala bakubokamama kumele ngibe umphathi emsebenzini ngingenza njani ukuze ivuleke lenhlanhla ngyabonga
@khangezilemncube9567
@khangezilemncube9567 4 жыл бұрын
Cubeka mkhulu ngo kusefundisa ngoba mina abazali abasekho impilo inzima kimi angina bani onga ngisiza ngihambile ngaze ngabeka phantsi
@mthokozisimthembu1336
@mthokozisimthembu1336 4 жыл бұрын
Siyabonga baba ngikuzwile mina
@victordaki7569
@victordaki7569 4 жыл бұрын
Ei sekumoshakele kakhulu Mpunga, ngicela ke sixoxe futhi Mpunga I need to order the book and then continue with our previous engagement! Cn I wassap u too book for a phone call? Asibonge ngolwazi osipha lona nami I do xwayisa my peers through your Impunga TV because thina sinale tendency to say umfana uyazigodusa kanti uzakhela inhlupheko 🥰🥰🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿 IMPUNGAAAA
@impungayesintutv
@impungayesintutv 4 жыл бұрын
Whatsapp : 0716276343
@Zamoe-ws7dk
@Zamoe-ws7dk 4 жыл бұрын
Baba Mina ngicela ukubuza ukuth ngabe awfuneki ngempela yin umsindo weradio omkhulu ebalen
@mangaliso3665
@mangaliso3665 4 жыл бұрын
Ayi mpunga qhubeka thina nje sivule izindlebe.
@sbonelondlovu201
@sbonelondlovu201 4 жыл бұрын
Syabonga Mpunga yesintu part 3 plz
@mondlimncibi8710
@mondlimncibi8710 4 жыл бұрын
ukhuluma ngami bhuti kumanje ngiyafeyila enyuvesi, ngisizeni bafowethu ngiyacela
@mpilonhlekhanyile7694
@mpilonhlekhanyile7694 4 жыл бұрын
Uzosizakala Khehla
@siyandalinda2391
@siyandalinda2391 4 жыл бұрын
Syabonga mpunga yaz la nginake into ebengingayazi ekhaya ikomalume kuthi Kubo kababa🤔🤭
@nokubongamatiwane2850
@nokubongamatiwane2850 4 жыл бұрын
Sawubona Mpunga ye Sintu, bengicela isicazele imisebenzi eyenziwayo uma Kade kushoniwe. Phecelezi inhlambuluko nokuthi yenziwa kanjani kanye nomxokozelo ukuthi uyini kanti futhi wenziwa kanjani.
@mindcheckprofessor2585
@mindcheckprofessor2585 4 жыл бұрын
Mpunga Yesintu, ngicela ukubuza nami lana. Uma ubangwa, ngokuthi wazalelwa emshadweni wesilumbi kwenzeka kanjani ukuthi izinto zakho ziqaqeke?
@yandisokuhlenguse2436
@yandisokuhlenguse2436 4 жыл бұрын
Umbuzo omuhle lowo. Ngiyafisa ukucaciseleka nami lapho.
@mindcheckprofessor2585
@mindcheckprofessor2585 4 жыл бұрын
Asethembe Impunga izosicacisela. Iyahlupha lento ngoba abantu basho izinto ezingafani ngayo. 😩
@mzwakhethenjwayo3618
@mzwakhethenjwayo3618 4 жыл бұрын
Bakwethu,umshado wesilungu awusho lutho,undoqo wumshado wesintu...uma umawakho engazange wagcagca,wena uwela esibongweni sako malume
@xolanimkhize3799
@xolanimkhize3799 2 жыл бұрын
Mkhulu. Ngicela ukubuza, uma uBaba ezocela eThongweni ashise impepho emsamu, ngabe nami kuyodingeka na ukuthi ngibekhona emsamu ngenkathi ebika ecela? Ngiyabonga.
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 4 жыл бұрын
Hayi siyabonga imfundiso zakho Mpunga Yesintu
@angiemsomi7332
@angiemsomi7332 2 жыл бұрын
Waze wangiilapha mkhulu nginengane okunjalo nje
@mbaligoba2197
@mbaligoba2197 4 жыл бұрын
Igama ngingu Mlamuli bengifisa ukuke ngiyibone impunga yesintu
@impungayesintutv
@impungayesintutv 4 жыл бұрын
SiseThekwini lasikhona
@mbaligoba2197
@mbaligoba2197 4 жыл бұрын
Nikuphi nendawo eThekwini ngoba mina ngihlala e Chesterville?
@SophieBetty-g4c
@SophieBetty-g4c Жыл бұрын
Umama wakhe kuvela ukuthi washada ngaphandle kwe bokisi nenkosmo eyasala silungisa kanjani lapho ngoba kuvalekile uhleli ekhaya manje since last year kumnyama😢
@EnthusiasticOleanderFlow-vv7vr
@EnthusiasticOleanderFlow-vv7vr 21 күн бұрын
Siyabingelela ngicela kwazi ukuthi nangabe abazali basengekho senza njani
@muzimbhele8087
@muzimbhele8087 4 жыл бұрын
Namhlanje ngifundile
@alexbhebhe456
@alexbhebhe456 4 жыл бұрын
Ngiyacela mina ubuye kuPart 3
@shirleyncube3697
@shirleyncube3697 3 жыл бұрын
Sibanengi ke kulokhu soyo hlupheka size siyofa yitsho leyo minye imisebenzi satshiswa libhatshi ilanga libalele aliphumi siyabonga ukuba khona kwakho yoooo kunini
@jabulisilenxumalo4547
@jabulisilenxumalo4547 3 жыл бұрын
Sicela usichazele siyabonga kakhulu siyakheka kulezinkulumo eziqoshiwe
@mpumemngadi593
@mpumemngadi593 2 жыл бұрын
Mpunga ngcela ukubuza umangabe uzalwe umama obekade eshadile umyeniwakhe ongasekho atholewena ukhulelekulelokhaya.manjekuthiwangyabangwa abadalabakobabawam nalangikhulelekhona
@oupazwane7560
@oupazwane7560 4 жыл бұрын
Ndunakandaba mnewethu ungiwelisile embuzweni ebengizibuza wona ukuthi ngicalekuphi njengoba nami ngisembangweni wethongo nje ngoba impela lishaya phansi ngonyawo uyayazi mnewethu inkingayami kodwake ngizokuthinta sikhulume ngoba nama phone mabili awasebenzi avele ayithulelenje kodwake ngiyabonga ngoba usungiphe unmhlahlandlela esingathi isigaba sokuqala okumele ngisenze ukuze ithongo elingiphethe liqaqeke hambanami mpunga ngibambelele kuwe.UYANGILAPHA MPUNGA MIHLAYONKE YAMALANGA.
@impungayesintutv
@impungayesintutv 4 жыл бұрын
Asibonge kakhulu mnewethu... uqhubeke njalo nje ukleze
@lungisaniboss4456
@lungisaniboss4456 4 жыл бұрын
Qhubeka mnewethu sikleze kogwansile uyasikhulisa kakhulu
@xolanisotondoshe2124
@xolanisotondoshe2124 Жыл бұрын
Enkosi kakhulu Mkhulu 🙏🏾
@mthobisilindokuhlenyandeni3983
@mthobisilindokuhlenyandeni3983 4 жыл бұрын
Nduna kaNdaba sicela uqhubeke ngeke usishiye sisalangazelele ukuzwa isisombululo, sisakleza kulombele omnandi nogwansile.
@mwelasesthembiso6997
@mwelasesthembiso6997 4 жыл бұрын
Siyathokoza kakhulu ngalezinkulumo zakho ezakhayo neziqondisa impilo, bengicela uqhubeke ukuthi wabe ususikhetha kanjani isibongo okufanele usisebenzise okanye ume kuso? Iyiphi indlela owenza ngayo, siyacela ukuba uke uthi ukunaba lapho🙏
@thabansangweni314
@thabansangweni314 4 жыл бұрын
Ngiyabonga kwiMpunga, ngiyacela ukuthi uliqhube loludaba sengisizakele ngalaludaba lwakho
@mlungisijali9562
@mlungisijali9562 2 жыл бұрын
🙌🏿
@SophieBetty-g4c
@SophieBetty-g4c Жыл бұрын
Ngiyabonga umnyeni wami unenkinga efana nale
@elphasmbhele67
@elphasmbhele67 3 ай бұрын
Mina ngazalelwa emshadweni kodwa mangihamba kuthiwa ngibangwa amathonga
@nomagugumjoli2148
@nomagugumjoli2148 4 жыл бұрын
Qhuba mfowethu sixakekile. Sicela usazise ukuthi wenza miphi imisebenzi uma ushintsha isibongo. Ngibuza Mpunga uma umuzi wakomalume ungasekho wenzenjani?
@vukanidlamini6067
@vukanidlamini6067 4 жыл бұрын
Siyacela mpunga yesintu usichazele imsebenzi eyenziwayo ngamunye. Nami nginenkinga efana ncamashi neyakho
@ntombifikilemaphumulo6614
@ntombifikilemaphumulo6614 4 жыл бұрын
Ngiyabonga mpunga imina lowo obagwayo
@thembakazimhlongo3702
@thembakazimhlongo3702 4 жыл бұрын
Ngicela Inamba yakho bandla ngidinga usizo
@mqokeleliqalo9378
@mqokeleliqalo9378 3 жыл бұрын
Ngicela ukhe uqhube. Nokunye okwenziwayo ukugqula isbongo
@gracioussoniakhums2492
@gracioussoniakhums2492 4 жыл бұрын
Qhubeka siyafunda
@polinamagadlela387
@polinamagadlela387 3 жыл бұрын
Camagu tata ngemfundiso kwa khanya
@pollykobola4942
@pollykobola4942 2 жыл бұрын
Is it possible to unite them to work together?
UKUSHADISA ABAZALI
23:01
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 15 М.
😜 #aminkavitaminka #aminokka #аминкавитаминка
00:14
Аминка Витаминка
Рет қаралды 1,8 МЛН
Synyptas 4 | Арамызда бір сатқын бар ! | 4 Bolim
17:24
Mokonyane on ANC and KZN; and former President Jacob Zuma
5:06
Eyewitness News
Рет қаралды 14 М.
Umhlahlandlela Ojulile Ngengane yakoMalume nekubo kayise oyizalayo
35:19
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 41 М.
UKUNGENISA ABANTU ABADALA - PART 1
20:53
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 40 М.
UKUBANGWA IDLOZI
16:20
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 8 М.
UKUTHWETSHULWA NGOCANSI
11:19
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 27 М.
Ukulamula umbango wabantu abadala
15:42
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 13 М.
Kuphahlwa kanjani kuphi?
10:24
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 81 М.
Ukuthwetshulwa kwenhlanhla yakho | Impunga Yesintu TV
20:35
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 83 М.
UBUKHULU NAMANDLA ESIWASHO
24:25
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 34 М.