UKUBUYISA UMUNTU OMTHANDAYO

  Рет қаралды 21,427

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

Күн бұрын

Пікірлер: 24
@christianosobzatwala7093
@christianosobzatwala7093 3 жыл бұрын
Thokoza mpunga no gogo Dlamini, yaze yamnandi inkulumo enesihloko esakhayo kuthi thina ndu emnyama, ekholelwa emasikweni, syabonga izandla zidlula ikhanda 🖐️🤚🙌
@HarrietNtisane
@HarrietNtisane Ай бұрын
Siza madlamiini
@phindz113
@phindz113 3 жыл бұрын
😂😂😂😂😂😂😂 alusekho uthando langampela, also lena yokulanywa ngeke inabantu bayo as for me personally angeke ngikwazi.....my property is my property qha...😂😂😂
@AliFarhan-g3w
@AliFarhan-g3w 3 ай бұрын
Gogo ngicela inamba yakho
@ntuthukocele2326
@ntuthukocele2326 3 жыл бұрын
Mam Dlamini 👏 👏 syabonga Nduna kandaba ngokuslethela abantu abanamava ahlabahlosile
@nkanyisoification
@nkanyisoification 3 жыл бұрын
Sibonge ngomfanekiso oqoshiwe, wawuqinisile mfoka Mbanjwa uma uthi awulethi noma ubani kwiChennel Impunga Yesintu TV. Ngiwufakazi manje abantu abafika lana ubezwa bekhuluma ukuthi bayayazi lento esuke bekhuluma ngayo kubantu abafana nawe Mpunga, Gog' Dlamini, Bab' Shembe nakwabanye. Sibonga kakhulu ngezimfundiso zenu.
@miseninjoko9787
@miseninjoko9787 3 жыл бұрын
Makhosi good news 👏👏👏👏👏 gogo MaDlamini
@cavirelagwala3627
@cavirelagwala3627 3 жыл бұрын
Syabonga ngemfundiso enhle gogo nempunga yesintu. Lento eniyikhulumayo ibalulekile kakhulu and uma uyindoda yangempela kumele uzondle ingane zakho.lnkinga isekuthini ngenxa yemikhuhlane eminingi o STD no STI nokuthakathana nje yiyona enza kubenzima ukuthi thina intsha yanamuhla samukele indaba yesthembu,bagangile abantu la ngaphandle ngoba uvele afune ukukugadla endoden kokunye akuthakathe ushone.Ezinye izinto ezazenziwa emandulo kunzima ukuthi sizilandele eskhathin samanje
@miseninjoko9787
@miseninjoko9787 3 жыл бұрын
Siyabonga gogo👏👏
@thapelomajokweni9601
@thapelomajokweni9601 2 жыл бұрын
Gogo thokoza mama ndyakudinga
@nondumisohlongwane4361
@nondumisohlongwane4361 2 жыл бұрын
Ngifunda okuningi ngale channel siyabonga kakhulu ngolwazi enisipha lona
@mduduzimazibuko9246
@mduduzimazibuko9246 3 жыл бұрын
Mkhulu bengicela uke uthinte indaba indaba yomuntu osebenzisa I hhashi(imfene) ekuthakatheni kwabanye abantu ngisho ngoba yonke indawo lapho ngiyakhona ngizithola ngisenkingeni yabathakathi BENGICELA MKHULU
@thulisilemtolo6863
@thulisilemtolo6863 2 жыл бұрын
Enkosi Mpunga siyabonga kakhulu ngemfunduso Zenu ndiyazimamela njalo kuningi enisifundisa kona kuyiqiniso konke enikutshoyo yizinto ezinye eyenzekayo kuthina sizwe esimnyama umama ngabe uhlala kuphi yena
@wonderfulnature806
@wonderfulnature806 3 жыл бұрын
Hawu naze nakhuluma kahle nangelapha ngolwazi.
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 3 жыл бұрын
Siyabonga
@amiduchilopola3394
@amiduchilopola3394 3 жыл бұрын
Uphii na Gogo I need your help an here to Gauteng Or ungalithumela na iyeza
@sanelemncube9659
@sanelemncube9659 3 жыл бұрын
Mina nginenkinga yokuthi ngishiye umuntu obesithqndana naye ngenxa yokuphuza utshwala
@lindomike3190
@lindomike3190 2 жыл бұрын
Nami ngibhekane naleyo inkinga cela usizo
@mzimasimbangata
@mzimasimbangata 3 жыл бұрын
Mkhulu kunenkinga umzala wami walotyolwa manje lashona isoka engekayi ukuyogqoka apho azoganelakhona, manje makunjalo kwenziwa kanjani, nezinto zakhe azihambi kahle ngokwasethandweni
@bhekibekwa4876
@bhekibekwa4876 3 жыл бұрын
Yaze yajula inkulumo
@lusandaflepu9679
@lusandaflepu9679 3 жыл бұрын
Wathetha kamnandi uMama booTata masnyanisekeni ngob uxoka kwethu sbulala amakamva abantwana bethu esbafumana ngaphandlee
@ericmkhwanazi7974
@ericmkhwanazi7974 3 жыл бұрын
Ngiyayithanda le eyokuvuma ukwelanywa. Abalanyaniswe abantu. Abantu abavume ukwelanywa. Izingane zikhule emakhaya. Siyathokoza Mpunga.
@nkosikhonasitholejobe2970
@nkosikhonasitholejobe2970 3 жыл бұрын
Mmm ijulile lendaba
@AlienMonic1
@AlienMonic1 3 жыл бұрын
Siyabonga
Umhlahlandlela Ojulile Ngengane yakoMalume nekubo kayise oyizalayo
35:19
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 41 М.
My Brother's Keeper 23 October 2024 Full EPISODE TODAY
24:43
feefe1809
Рет қаралды 5 М.
Всё пошло не по плану 😮
00:36
Miracle
Рет қаралды 3,4 МЛН
Ouch.. 🤕⚽️
00:25
Celine Dept
Рет қаралды 21 МЛН
Enigma Answers Viewers Questions, Guest Houses, Internet, Emojis. PART 7
1:25:20
INTO ELAHLA INHLANHLA YAKHO
16:38
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 119 М.
ISIZATHU ESENZA ABANTU ABADALA BAZIVEZE NGEZILWANE
22:55
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 245 М.
Ufuna ukubuyisa isthandwa sakho? lalelake
9:44
KZN PODCAST
Рет қаралды 9 М.
UKUBALULEKA KWEMBELEKO KUMUNTU
19:24
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 13 М.
Izizwe nobungozi bazo
17:10
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 17 М.
UKUNGENISA ABANTU ABADALA - PART 1
20:53
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 40 М.
Skeem Saam: 23 October 2024 | S13|Episode 83|Full HD | Today
25:40
Golpo Solpo 2.0
Рет қаралды 11 М.
Всё пошло не по плану 😮
00:36
Miracle
Рет қаралды 3,4 МЛН