Ukugeza imimoya nemithi yakhona (Cleansing and important Herbs)

  Рет қаралды 7,377

Emandulo TV

Emandulo TV

Күн бұрын

Пікірлер: 46
@nomvulaveronicangema566
@nomvulaveronicangema566 2 ай бұрын
Makhosi Amakhulu Siyabonga kakhulu👏 sizokwenze njalo kumanje ngizoya khona nozwa ngani Uma sengigezile
@TthembekaMrabuya
@TthembekaMrabuya 16 күн бұрын
Syabonga khehla akuve kubiza Nako ukugeza inkosi ikubusise ngomsebenzi wakho omuhle
@christineskosana1527
@christineskosana1527 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu Mkhulu ngolwazi lokuthi kufanele sigeze kanjani
@promisekhumalo4380
@promisekhumalo4380 Жыл бұрын
Eyi yaze yangbusisa ke levideo keep it up mkhulu nami ngingothwasiswa ekhaya kuning engingakokwaz
@dumatshabalala5858
@dumatshabalala5858 Жыл бұрын
Awu madoda, wangikhumbuza uMkhulu wami osewalala. Thokoza Mkhulu, ngiyawathokozela amavideo akho.👏👏👏👍
@makhosazanebuthelezi5750
@makhosazanebuthelezi5750 2 жыл бұрын
Siyabonga ngemfundiso yedlozi kwesinye isikhathi siyenza kube singaqondi ngibonga incazelo ngendlela yokugeza nokufundisa usiphe ulwazi .Ngicela inumber otholakala kuyona.
@EmanduloTV
@EmanduloTV 2 жыл бұрын
Siyathobeka🙏
@khomolizzy8899
@khomolizzy8899 Жыл бұрын
Hhha mkhulu wakhuluma ngento engsanda kuyenza
@amandamayeza937
@amandamayeza937 2 жыл бұрын
Sthokoze Ngonyama ngolwazi olunjulu👏🏾
@litoslade9305
@litoslade9305 Жыл бұрын
Bayede wena wenkosi sibonge makhosi amakhulu.. 🙏 amakhosi akubusise ngempilo ende nenhliziyo emhlophe
@thembokwakhesimelane9417
@thembokwakhesimelane9417 Жыл бұрын
Siyathokoza mkhulu bekungakuhle usivezele eminye imithi babuye badlale ngathi basinike okungeyikho abadayisi
@Christina-xb9kc
@Christina-xb9kc Жыл бұрын
Ngiyabonga khehla sengiwuthengile usolo ngizowusebenzisa thokoza👋👋khehla
@EmanduloTV
@EmanduloTV Жыл бұрын
Bayede 🙌🏿
@lollyfox6535
@lollyfox6535 3 ай бұрын
​@@EmanduloTVsawu bona baba is for the first time I saw your videos uyayi thumela imithi yakho nge post or we have to come to You
@simoncele9491
@simoncele9491 Жыл бұрын
Thokoza mkhulu eyi siyabonga kakhulu ngolwazi osinikeza lona kwande mkhulu
@sbonisosindo8930
@sbonisosindo8930 3 ай бұрын
Mkhulu siyathokoza kakhulu ngolwazi osinikalona sixakekile imimoya Bayede Mkhulu
@EmanduloTV
@EmanduloTV 3 ай бұрын
Bayede 🙌🏿
@sibongileprincesskhumalo6001
@sibongileprincesskhumalo6001 Жыл бұрын
Siyabonga
@Mightytouch90
@Mightytouch90 Жыл бұрын
Syathokoza, engabe ngenze okungasiko uma ngingayogeza emfuleni ngalo usolo as opposed to emuva kwendlu?
@AngelNkosi-x9u
@AngelNkosi-x9u Жыл бұрын
Yangchaza kodw mntungw ngoba yasitshela imithi Thina esingayazi mfwethu
@gloriadube9603
@gloriadube9603 Жыл бұрын
Mkhulu sawubona bengicela izinamba zakho. Thokoza
@xolaninkosi888
@xolaninkosi888 2 жыл бұрын
Makhosi ninjani mina bangibonise ubulongwe benkomo kodwa ngaphathi bebumhlophe,ngabe kumele ngigeze ngabo ?
@lefanani2787
@lefanani2787 2 жыл бұрын
Thanks alot this was helpful
@BongekaMpumlwana
@BongekaMpumlwana Жыл бұрын
Thokoza mkhulu ndiyabulela🎉
@shiyamenirichard9724
@shiyamenirichard9724 Жыл бұрын
Ngiyabingelela ngokuzithoba Emakhosini Amakhulu ngicela ukubuza ukwenza lokho esigodlweni noma endlini enkulu ekhishini usbiya lona
@prudencenhlapo_
@prudencenhlapo_ Жыл бұрын
Bayede🙌🏽
@mburiyamutsonga4831
@mburiyamutsonga4831 Жыл бұрын
Is there a specific time to cleanse ? Do we cleanse in the morning or evening ? Before the sun is out ? Bayede mkhulu
@EmanduloTV
@EmanduloTV Жыл бұрын
Bayede 🙏 Personally I dont have a specific time. Anytime after 18:00 usually works best for me and if I'm cleansing emfuleni then i prefer early morning
@thefeathersoftfamily8078
@thefeathersoftfamily8078 Жыл бұрын
Ngicela ukubuza uyakwazi ukwenza uma uhlala emsebenzini isikhathi esningi ngongakwenza yini ngicla ukwazi
@AngelNkosi-x9u
@AngelNkosi-x9u Жыл бұрын
Awukho selfish ❤❤
@SkhumbuzoMthiyane-nv5ey
@SkhumbuzoMthiyane-nv5ey Жыл бұрын
Likuph kodwa bakithi lelikhehla
@AmandaMhluzana
@AmandaMhluzana Жыл бұрын
Siyathokoza mkhulu
@sbusisomahlase1380
@sbusisomahlase1380 Жыл бұрын
Mkhulu after ngiphuma ukogeza imimoya ngalamakhubalo sengiphupha ebusuku ngilele nogogo omdala obukeka enesinyama impela kuze kube engathi kulogogo eskhwameni sakhe kukhale umlozi noma ngithi abalozi ngaphinda ngavuka ngaya emfulen ngayophalaza ngalamakhambi ngaphinda ngageza Sekuba ngiphupha ngizibhixe ngobulongwe benkomo kukhona namanzi abusisiwe kungathi ngyabuza komunye ukuthi ngyazin ubulongwe benzani athi bususa ischitho ngibona unkosikazi wami uphuma e toilet ngaleloxesha ngisacela ningihlaziyele lephupho
@Dumizulu_Rain
@Dumizulu_Rain Жыл бұрын
Mina ithingikuhlebele Ubulongwe benkomo ngalesikhathi ngiyohlambulula esizibeni ngabo, kweza umnumzana wahlala phansi kweyi nyawo zami mase wasuka ngasala ngigodola kushisa, ngabonwa ngomunye ugogo wababaza wathi Nkosi. Budonsa inkosi Ubulongwe oyimbhathe uqobo lwayo
@sbusisomahlase1380
@sbusisomahlase1380 Жыл бұрын
@@Dumizulu_Rain so ucabanga ukuthi lephupho lami libika ukuthini ngiphupha ngilele nesalukazi esineskhwama esikhala abalozo bt what ithink ukuthi isthunywa sami asihlambulukile neze Uma siletha iphupho syangilala
@Dumizulu_Rain
@Dumizulu_Rain Жыл бұрын
@@sbusisomahlase1380 qha sisho ukuthi haba oyosihlambulula ngabo Ubulongwe and mix umlotha uzithele ukusukela phezulu ekhanda kuze kube eyinyaweni, yebo asihlambulukile, oyazi ukuthi inkomo iyinyanga enkulu ngoba ukudla kwayo kungu Muthi wokuphila, manje Uma ikhipha lobulongwe igeza umhlaba nawe lobulongwe bungasusa zonke iyiqhitho neyi qalekiso
@sbusisomahlase1380
@sbusisomahlase1380 Жыл бұрын
@@Dumizulu_Rain I agree with you brother I'll do So ksasa ekusen yebo isthunywa sami asikahlambuluki brother bt sesiyasebenza I work with it
@refiloematiba7931
@refiloematiba7931 Жыл бұрын
Thokozani mkhulu so I was told that my family members wanted to Thwala with our dlozi and now we have a bad dlozi and we have to hlambulula so will the muthi help with that process. I did the twasa process at home so I'm having doubts and I don't have the 10k coz I have to hlambulula with my sibling it's too expensive. that's y I came to KZbin to find information
@EmanduloTV
@EmanduloTV Жыл бұрын
Thokoza Gogo, You will have to find a healer to help you with that, hopefully you will find one that charges less than 10k for lowomsebenzi🙏
@Buntle7
@Buntle7 Жыл бұрын
Bayede......
@hiltonmalanga3615
@hiltonmalanga3615 Жыл бұрын
Ndicela inumber yakho mkhulu
@lucasngubane1398
@lucasngubane1398 Жыл бұрын
Mkhulu kunjani ungakhohlwa number yakho bengifisa ukukubona
@kennethndadza9220
@kennethndadza9220 2 жыл бұрын
Uyisibusiso kuthina esinogedla ,bayede!
@EmanduloTV
@EmanduloTV 2 жыл бұрын
Bayede 🙌🏿
@powerbase9552
@powerbase9552 Жыл бұрын
Siyabonga Mkhulu kakhulu ngolwazi elujulile ngicela email yakho contact number ngino bugedla
King Zwelithini Goodwill kaBhekuzulu on .ZULU
1:54
ICANN
Рет қаралды 64 М.
Amanono, Ugedla, Umlozi, Umhlozi
24:56
Emandulo TV
Рет қаралды 5 М.
What type of pedestrian are you?😄 #tiktok #elsarca
00:28
Elsa Arca
Рет қаралды 32 МЛН
Ukukhulisa Isithunywa
13:07
Emandulo TV
Рет қаралды 6 М.
Ezinye izindlela zokusondeza amakhehla amadala
23:06
Emandulo TV
Рет қаралды 6 М.
Difference: Amagedla vs Amaxhwele & Izanusi vs Prophets
13:41
Sithini Isintu Ngemimoya | Indaba Yesintu
50:21
Gagasi FM
Рет қаралды 30 М.
Ukuphahla (Ukukhuluma namathongo)
34:48
Emandulo TV
Рет қаралды 2,7 М.
Ukukhunga imimoya kubantu abashadile
14:50
Emandulo TV
Рет қаралды 1,3 М.
Imimoya Ehlukene - Mkhulu Shobelikhulu Simelane
11:53
TSOGO TV
Рет қаралды 10 М.