UKUGEZA KOKUSHONELWA

  Рет қаралды 11,739

Sbani Sama Thongo

Sbani Sama Thongo

3 жыл бұрын

#ISINYAMA # ITHUNZI ELIBI #UKUGEZA
Amathunzi, ibhadi, ifu elimnyama, inyongo, ukukhanya empilweni, amanzi.

Пікірлер: 47
@AgnesMakhubo-ht3ow
@AgnesMakhubo-ht3ow 2 ай бұрын
Siyabonga mkhulu ngolwazi osipha lona
@nonhlanhlamdlalose8671
@nonhlanhlamdlalose8671 2 жыл бұрын
Siyabonga Sibani samaThongo. Kuzwakele kahle kakhulu. 👌👌👌 👏👏👏🙏🙏🙏
@AlienMonic1
@AlienMonic1 3 жыл бұрын
Ao siyabonga ngokosi bingelela ngesi sotho
@khobongubane7273
@khobongubane7273 2 жыл бұрын
Cela ukubuza ukuthi mawshonelwe ubaba wabantwana ulobolile kodwa angingeniswanga ngokwenyongo kukuphi lapho mele ngigeze khona kitni or khona lapha emzini
@bonginkosiinnocentmpanza3852
@bonginkosiinnocentmpanza3852 3 жыл бұрын
Wathintindaba enkulu nkomose
@tandiwekeswa9798
@tandiwekeswa9798 3 жыл бұрын
Amen sbani samathong syabong mkhulu ngemfundis zakh cel kubuz mkhulu uma ugezil ushonelw umzal kodw uth uma uya kohlol impil yakh kuthiw unethunz kwenziw njan mkhulu
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
Kuyenzeka umsam uncole
@manelisicele150
@manelisicele150 Жыл бұрын
INyongo Nomswane ngiyakuzwa eyegazi engididayo
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 3 жыл бұрын
Mntwana Wethongo
@jabulanintozakhe7275
@jabulanintozakhe7275 2 жыл бұрын
Scela usicacisele mayelana nempahla ogeza ngayo ukuthi emuva kokuysebenzisa uyenzanjani uyapheka idliwe noma kanjan
@rain-lindamakhanya1866
@rain-lindamakhanya1866 3 жыл бұрын
Sawbona Mkhulu sicela e video ukugeza umuntu othandana naye, ugeza njani?
@anelemdlalose1286
@anelemdlalose1286 2 жыл бұрын
Ngibingelele Sbani Samathongo. Ngicela ukbuza, oshonelwe isoka noma intombi ugeza kuphi and kudingakalani.
@zanelesithole9600
@zanelesithole9600 2 жыл бұрын
Sìyabonga ukuchazeleka
@mdungwazi9383
@mdungwazi9383 Жыл бұрын
Uma ukade ushonelwe umzali kodwa awunawo amandla okuthenga imbuzi, wenza njani ngabe ikhona enye indlela?
@xolisilemashinini2760
@xolisilemashinini2760 2 жыл бұрын
Thokoza Mkhulu ngicela ukubuza kuyagezwa gemvu magishonelwe u Mama
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 2 жыл бұрын
Imbuzi esebenzayo
@reginaldsithole4102
@reginaldsithole4102 Жыл бұрын
Kubi Kimi ngifisa ngisho ukuhlala nezilwane ngenxa yesidina kubantu sokungagezwa ukushonelwa abazali bobabili
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 Жыл бұрын
Ukuphi siksize
@siyabongantshalintshali1534
@siyabongantshalintshali1534 3 жыл бұрын
Ngibingelele esbanini sama thongo mina ngikhumbula kahle ukuthi ngenkathi kushona ubaba akaze sigeze ekhaya ngaphinda ngashonelwa yingane 2018 akaze ngigeze ngembuzi kodwa ngagcina ngokuhlanjululwa ngokwesonto e Nazaretha kwaphinda futhi 2020 kwashona umama wengane yona lena eyashona naye akaze ngingeze ngembuzi ngaya esangomeni sangigeza entabeni ngenkukhu kodwa lutho ukulunga izinto empilweni yam and kuyimanje ngithwele kanzima abantu bavele behlangane ngegama lam ekubeni ngingenzanga lutho olubi kubo ngisho nemali engiyisenenzelayo iphelela ezandleni uma ngihola angiyiboni into engiyisebenzelayo inhliziyo yam ibuhlungu ngiphila kanzima emhlabeni akukho nokukodwa okungilungelayo futhi nomama akaze eshade nobaba futhi ubaba akaze alobole umama ekubeni baze bashona bobabili behlala ndawonye benomuzi
@lubabalosisusa2542
@lubabalosisusa2542 2 жыл бұрын
Kyadingeka Mkhulu Sbani Samathongo wenze part 2 ngaleshloko.
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 2 жыл бұрын
Ngiyabonga ngizomenza
@lubabalosisusa2542
@lubabalosisusa2542 2 жыл бұрын
@@sbanisamathongo3180 kwande Mkhulu 🙌
@sibusisomsibi-qi8ui
@sibusisomsibi-qi8ui 9 ай бұрын
Sibani samaThongo UTHOLAKALA KANJANI
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 9 ай бұрын
Ngitholakala eclermont ngolwesine nesonto
@sazingcobo8847
@sazingcobo8847 3 жыл бұрын
Kuyezwakala Mkhulu Nkomose. Ngicela ukubuza ukuthi uma suwakhe umuzi kwenye indawo, kuyaphoqa ukuthi ugezele kulomuzi ewawufihle khona ubaba wakho? Izingane zami zona ziyageza yini uma ngigezela ukushonelwa ubaba?
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
Cha uma sewakhe umuzi ungagezela kuwona
@ntombifuthincikazi739
@ntombifuthincikazi739 5 ай бұрын
Genzenjani agigezwaga kandoda gigumfelokazi
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 5 ай бұрын
Wagezwa kuphi?
@GladysDzingwa
@GladysDzingwa 3 ай бұрын
Ngigeza kanjani or ngani uma ngingenawo amandla embuzi, ngashonelwa yindoda ngangageza
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 ай бұрын
Umndeni ungaksiza nabasekhaya if bengekho ungabambisa ngenkukhu until kutholakale amandla
@GladysDzingwa
@GladysDzingwa 3 ай бұрын
Ngibonge kakhuuulu
@nzuzomthembu8913
@nzuzomthembu8913 3 жыл бұрын
Sbani samaThongo, mina ngicela ukubuza lapha imibuzo emithathu nje, 1: Mina ngingumshana komalume, ubaba washona 2002 kangizange ngigeze nakubo kababa bangabantu abangagcini izinto zesintu bahlala nase lokishini. Nomkhulu, ugogo,ubaba omdala no babekazi nabo bashona kwanziwa lutho. 2: Kunusisi engathola naye umntwana kodwa wavela ekhathele washona, kuze kube namhlanje angimazi washona ngaphi salahlekelana lapho wanyamalala, nokuthi umntwana wafihlwa kuphi noma wafakwa kobhayela kangazi. 3: Ngenzenjani uma ngisola ukuthi umuntu wakhipha isisu kodwa engafuni ukuhlambuluka akhulume iqiniso kodwa ebe asho wathi umithi izinyanga zaze zaba ntathu. Ngiyabonga ithuba.
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
Kufanele ugeze ulungisele umtwana
@nzuzomthembu8913
@nzuzomthembu8913 3 жыл бұрын
@@sbanisamathongo3180 Ngikwenza kanjani, kudingekani, umbuzo omkhulu nawu, ngake ngabuza lapha kuwe, wathi isisekelo somsamu wami ikubo kagogo ozala umama wama ngesimo sokuthi umama ongizala isibongo sakhe sengazi akusona lapha ugogo agcagcele khona, kodwa manje izinto sizenza khona ngoba nami umsebenzi okubikwa ngenzelwa khona.
@mthokozisinyandeni6098
@mthokozisinyandeni6098 3 жыл бұрын
Mkhulu ngashonelwa ngumngani wami 2008 sasizwana kakhulu naye manje ngiyamphupha engicela ukuthi angiyomucingela ingane yakhe ayishiya incane ngabe naye udinga ukugezelwa?
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
Impela
@vuselelanene3736
@vuselelanene3736 3 жыл бұрын
NGICELA KUBUZA UMA WELAMA MNTWANA OWACHITHEKA GEZA KANJANI NGOBA MINA KUTHIWA UCHITHA NKONKE OKWAMI UMA SEKUTY KUYALUNGA
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
Singakugeza mese wenza ilati ekhaya
@mashakaboss2736
@mashakaboss2736 2 жыл бұрын
Ngcela number esibanini sethongo
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 2 жыл бұрын
0794280757
@kwazingcobo5430
@kwazingcobo5430 3 жыл бұрын
Sawubona Mkhulu. Iyadliwa yini inyama yembuzi ebekugezwa ngayo noma iyalahlwa?
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
Imbuzi ageze ngayo umunt yena akayidli yena
@kwazingcobo5430
@kwazingcobo5430 3 жыл бұрын
@@sbanisamathongo3180 ngiyabonga sbani samathonga. Kodwa abanye bomndeni wakhe nomakhelwa bayayidla bona?
@sbanisamathongo3180
@sbanisamathongo3180 3 жыл бұрын
@@kwazingcobo5430 aknankinga
@kwazingcobo5430
@kwazingcobo5430 3 жыл бұрын
@@sbanisamathongo3180 ngiyabonga Nkomose
@Blueivyfan
@Blueivyfan 3 жыл бұрын
Thokoza mkhulu if akuhlawula but wangakuqeda ngigezelwa kuphi kubo still?
UMEHLUKO PHAKATHI KWEDLOZI,ITHONGO,ISITHUNYWA
18:17
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 30 М.
ISIPHANDLA (UKUBALULEKA KWASO)
11:25
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 9 М.
ОБЯЗАТЕЛЬНО СОВЕРШАЙТЕ ДОБРО!❤❤❤
00:45
路飞太过分了,自己游泳。#海贼王#路飞
00:28
路飞与唐舞桐
Рет қаралды 39 МЛН
Задержи дыхание дольше всех!
00:42
Аришнев
Рет қаралды 3,8 МЛН
ILUMBO OR UMBHULELO | INDABA YESINTU
49:24
Gagasi FM
Рет қаралды 5 М.
IZIWASHO ZOKUSUSA AMATHUNZI KUMUNTU
21:47
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 22 М.
Ukugeza ibhadi ngobulongwe || Cow dung || Isigezo Part1
5:55
Makatani_TheNewAgePantsula
Рет қаралды 4,7 М.
UKUPHAHLA NEZIKHATHI ZAKHONA (SPIRITUAL CALLING)
13:47
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 79 М.
Ukulobola /  Ukuthenga abantwana.
31:01
EKUPHILENI TV | DR XULU
Рет қаралды 4,4 М.
YINI EVALA IMPUMELELO
13:47
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 13 М.
Ukuhlonipha umuzi, ukukhipha idwala nokufaka abadala
6:22
Umsamo Institute
Рет қаралды 30 М.
UMSAMO ONGALUNGILE (ONGAQONDILE)
10:32
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 4,2 М.
Kuthiwa unenhlanhla kodwa awuyiboni kwenziwa yini lokho?
26:01
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 57 М.
ОБЯЗАТЕЛЬНО СОВЕРШАЙТЕ ДОБРО!❤❤❤
00:45