UKUJOLA WENZA UMSEBENZI WABANTU ABADALA

  Рет қаралды 9,115

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

Жыл бұрын

Awujoli uma wenza umsebenzi wabantu abadala

Пікірлер: 47
@sthabisojaca
@sthabisojaca Жыл бұрын
Ngathokoza kakhulu ukuthi ungimele endleleni ungangazi nhla uyangasekhaya eSandanezwe Ngabonga kqkhulu baba ✊️
@bonganimadela5351
@bonganimadela5351 Жыл бұрын
Emphelandaba👏, yaz lesishloko sokuhlanzeka sike sakhuluma ngaso evikini eledlule.. ngicela uke ukhulume nangobu ngozi bokuhamba ulala bese ubuya uzolala nomuntu ozwana naye ozwethwele.
@doubleBha66_xaba71
@doubleBha66_xaba71 Жыл бұрын
Wayibeka yacaca bha! Kwabesek'khanya🌊 Ngisacela oyedwa nje vo owazi lengoma edlala ekugcineni kumfanekiso oqishiwe Bese sithi nje Impunga!☝🏾
@getrudemawelele7112
@getrudemawelele7112 Жыл бұрын
Hayi uyakhuluma MFO ka MBANJWA kusho mina phansi eMbombela Nelspruit💪💪💪💪
@tholakelendlovu2989
@tholakelendlovu2989 Жыл бұрын
👏👏👏👏impunga washaya siyabonga usubuyile isizungu besesikhona makwande khehla
@amenmlitwa3120
@amenmlitwa3120 Жыл бұрын
Akesithi nje Impungaaaaaa
@charlottesimelane5363
@charlottesimelane5363 Жыл бұрын
Makwande Mkhulu, uyasi siza kakhulu, Thokozani Makhehla
@thandekasibisi1103
@thandekasibisi1103 Жыл бұрын
Yooh Mpunga inzima lendaba,,pho bakuphelani ungakaganwa 🙈syabonga uma bekuthethelela koyedwa ...ey mina ngiphethwe amanono
@sizakelemyeni4819
@sizakelemyeni4819 Жыл бұрын
Siyabonga 🙏💫
@luckytau6331
@luckytau6331 Жыл бұрын
Ngyabonga ngokungkhulisa Mpunga. Nginentombi ezimbili ezingoMakhosi , but bengingakalali nazo , kodwa after what you just said , ngiyaziyeka for ukuzhlonipha🙏
@nondumisohlongwane4361
@nondumisohlongwane4361 Жыл бұрын
Iqiniso elimsulwa lelo... Siyabonga kakhulu.
@fundisiwewendy1873
@fundisiwewendy1873 Жыл бұрын
Siyabonga Mpunga ngokusichazela iqiniso👏👏👏
@sthabisojaca
@sthabisojaca Жыл бұрын
Syabonga KwiMpungahh Mkhulu nakhu okusalayo Lana esakulindile indaba YABELOZI OWATHI IYOBA ISIHLOKO SAYO YODWA mhla unoMprofet uMAZIBUKO .SYABONGA
@ncamyd1218
@ncamyd1218 Жыл бұрын
Emphelandaba wena KaPheshe
@ngenzenikubheka4418
@ngenzenikubheka4418 Жыл бұрын
Sibonge mkhulu ukucushiswa,kodwa kuyaye kubenzima Uma ungowesifazane ngoba ngeke umphoqelele umuntu ekushade kodwa sibuye sizibuze ukuthi kungani I thonga lingasiphi umshado singazitholi sembhatha singashadile
@winilehlongwane7832
@winilehlongwane7832 Жыл бұрын
Ilenkinga engibhekene nayo ke le. Bangijaha ngezembatho kodwa ngapha bengivele nginomlingani beziletha zonke lezizinto. Iyaxaka nje lento.
@siphokuhle
@siphokuhle Жыл бұрын
Umsebenzi undifica ndinomawengane sibambisene kukuhle.. Mpunga Ndimthini, ndimlahle?🤷🏽‍♂️
@nontyatyambodana6278
@nontyatyambodana6278 Жыл бұрын
Mrng Eyi siyafunda kakhulu kule channel.
@portiamvelase1644
@portiamvelase1644 Жыл бұрын
Syabonga ngolwazi olubalulekile
@fanelemkhize2612
@fanelemkhize2612 Жыл бұрын
cela ukufunda ukuzibongela nami nduna kandaba
@Umkhulumeli
@Umkhulumeli Жыл бұрын
Siyabonga mpunga💯🙏
@sibongilemndebele7629
@sibongilemndebele7629 Жыл бұрын
Manje mangingaganile, bengangithathi Mpunga yesintu kodwa ngieumukele umsebenzi njenzenjani.
@mthobisidumakude7402
@mthobisidumakude7402 Жыл бұрын
Mpunga umangabe ungaqomanga bt ekhona abamletha bona
@lindelanimdletshe8850
@lindelanimdletshe8850 Жыл бұрын
Yey, wayikhulula bhuti omdala; wayilamula 🙏🏾siyabonga
@zosibiya1398
@zosibiya1398 Жыл бұрын
Futhi Uma ungaqomile uzizwa nje unamandla kukho konke okwenzayo nokuthintayo,,ngize ngisabe nokuganwa🙈
@sphesihlemgobhozi9056
@sphesihlemgobhozi9056 Жыл бұрын
Siyabonga Fuze
@zimmykhumalo6036
@zimmykhumalo6036 Жыл бұрын
Thank you 🙏🏽 ❤
@1980Something
@1980Something Жыл бұрын
Indlela eya ekuGanweni or ekuGaneni… idlula ekuQomeni or ekuQonyweni…
@thembajara9857
@thembajara9857 Жыл бұрын
🙏
@portiaroye4410
@portiaroye4410 Жыл бұрын
Eish Siyabonga Mpunga 🙏🙏🙏
@nokuphakamamabaso5342
@nokuphakamamabaso5342 Жыл бұрын
Kodwa mina angi understand akumele uqonywe phinde futhi ne masturbation kuthiwa ubiza imimoya emibi. Kanti kufunekani? why abadala bengacabangi ukuthi unemizwa nawe ayy kunzima ngeke.😩😂
@winilehlongwane7832
@winilehlongwane7832 Жыл бұрын
Sibonge Mpunga Yesintu kodwa iyaxaka le yokuthi abantu abadala bakunike umsebenzi wabo kodwa bebe bazi kahle ukuthi unomlingani ongakulobolile futhi. Right now sixabana kushunqe uthuli nomlimgani wami manje angisazi noma imina yemimoya yami noma uye nemimoya yakhe ngoba ayihlunjululiwe naye kuningi angakwenzile..in fact..akayifuni yonke lento yemimoya kodwa unayo. Angiyiqondi nje lento mina.
@nkululekosihlangu5608
@nkululekosihlangu5608 Жыл бұрын
Impunga!!!👴🏾👑🙏🏾
@refiloemphahlele9725
@refiloemphahlele9725 Жыл бұрын
Mpunga🙏🕯
@thembamdlongwa5586
@thembamdlongwa5586 Жыл бұрын
Yona ayihlali kahle ngempela,thina sibaxhasile esithandana nabo ephehlweni. Pho siyabalahla na noma?
@mntwan_wamakhosi
@mntwan_wamakhosi Жыл бұрын
Cela kubuza Mpunga yesintu uma uvele sunayo intombi mase kuvela umsebenz w abantu abadala wenzakanjan esimeni esinjengaleso uma usayi teenager kanje?
@QueenOfSheba_
@QueenOfSheba_ Жыл бұрын
Yho!!🙆🙆
@nathikhetha2243
@nathikhetha2243 Жыл бұрын
Impungaaa
@langalethukhanyile8655
@langalethukhanyile8655 Жыл бұрын
Impunga. Uma kukhona ngempela ozithwele, singemunye, sivele sixabana, ngabe sixatshaniswa ithongo lami noma isithunywa esifuna ngisebenze umsebenzi wabantu abadala? Noma kumele ngikulwele phezu kokuthi angangiqhelelisi nomtwana engizimisele ngokumhlawulela? Abantu abadala bengangizwa yini mangiphahla, uma ngibacela bengikhethele ozongigana uma ubaba engekalungisi ngokokuphelele umsamo wasekhaya? (sidinga umhlaba, sakhe nendlu yabo esizobafaka khona). Noma akukho msebenzi wabantu abadala engingawamukela noma umfazi engingamcela uma ngingenaso isisekelo?
@ttma4476
@ttma4476 Жыл бұрын
Manje ugana njani umuntu ongaze ujole naye? Phela awumazi loyo muntu, awu understandi lutho ngaye, ukujola, iyona indlela Ephelela emshadweni nje. Am I now expected to stay single until I marry? But who do I marry if I have been single ever since? Kuyadida, futhi akuhlali kahle.
@nokuphakamamabaso5342
@nokuphakamamabaso5342 Жыл бұрын
Ngiyakubona konke lokho abasacabangi yini bona abadala ukuthi uwumuntu not necessary ukuthi you will sleep around ukujola nomuntu oyedwa nakhona abamkhethile, would be enough kodwa le yokungajoli straight ngeke yoh imizwa yona 😩
@ttma4476
@ttma4476 Жыл бұрын
@@nokuphakamamabaso5342 ngiyakuzwa. Logically nje, ayihambi right. Mele uzijwayeze umuntu , ngeke ushade nje sengathi it's an arranged marriage. Le nkulumo kungaba iqiniso, kodwa Hai, ushada njani umuntu ongamjwayele. Unless asimuzwa kahle u bhuti, hlampe Sidinga ukuchazelwa futhi, expectations must be reasonably doable as per the life we live.
@thabangmokoena5411
@thabangmokoena5411 Жыл бұрын
What if no one wants to marry you and you don't have kids,? Must I die without kids?
@vusimngomezulu2500
@vusimngomezulu2500 Жыл бұрын
Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, amadlozi, izinyanga, nangamasiko? Deuteronomy 18:9-12,Mark 7:7-9,13.
@sybongawiseman7565
@sybongawiseman7565 Жыл бұрын
Ei awume wena awusitsheli ngani ukuthi uthini.awusyeke.
@mrmnumzana8402
@mrmnumzana8402 Жыл бұрын
Ayisithi sonke abaphila nge Deuteronomy no Mark. Pls respect other ppl🙏
@sbusisomahlase1380
@sbusisomahlase1380 Жыл бұрын
Ukhumbule wemkhulu ukhuluma ngabantu abake baphila la emhlabeni ukulala kuyinto edaliwe so into eyenziwa umuntu ophila emhlabeni so plz indaba yontamo likhuni yamadlozi asifun ngoba phela nabo bebelala la emhlaben wothi wena kumele ube nomuntu oqondile nje uhlambulukile
Robert Greene: A Process for Finding & Achieving Your Unique Purpose
3:11:18
Andrew Huberman
Рет қаралды 10 МЛН
Spinothalamic Tract | Ascending Tracts | Spinocerebellar Tract  | Neuroanatomy
3:14:02
ТЫ С ДРУГОМ В ДЕТСТВЕ😂#shorts
01:00
BATEK_OFFICIAL
Рет қаралды 6 МЛН
Stay on your way 🛤️✨
00:34
A4
Рет қаралды 27 МЛН
Как бесплатно замутить iphone 15 pro max
00:59
ЖЕЛЕЗНЫЙ КОРОЛЬ
Рет қаралды 8 МЛН
Uma ungasizwa yilutho ake wenze lokhu
15:18
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 19 М.
Jesus was a BLACK MAN born of a BLACK WOMAN | Dr Mathole Motshekga
2:55:22
King David Studio
Рет қаралды 774 М.
Umsebenzi Wabantu Abadala Ubikwa Kusaneskhathi.[0780046059]
10:35
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 2,4 М.
Umsebenzi wokuqala owenzelwa umuntu oshonile
4:30
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 15 М.
Ukuthanda umuntu onesiphiwo
4:03
Dr Vuyo M
Рет қаралды 10 М.
Incane into eyona umsebenzi owenzele abantu abadala
12:38
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 3,5 М.
King Bhaka uveza imfihlo ngo pastor Mboro nenyanga yakhe
27:40
Learn Web Design For Beginners - Full Course (2024)
3:07:31
Flux Academy
Рет қаралды 1,7 МЛН
Kungani kukhunyulwe izicathula uma kushiswa impepho
9:15
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 3,1 М.