Ukukhuliswa Kwengane Yomfana | Indaba Yesintu

  Рет қаралды 12,309

Gagasi FM

Gagasi FM

Күн бұрын

Пікірлер: 12
@vamsilengwenya3267
@vamsilengwenya3267 2 жыл бұрын
Yinhle indaba Alex, engifisa ukukwazi mina ukuthi ngoba siyabonakala isikhala sokuthi abafana bakhula bengekho obaba okanye inqwele njoba nisho, kwesinye isikhathi bangafundiseki kahle ukuziphatha, isandla sibelula, indlu yasebukhosini ngokwesintu or as custodians of the traditions unique to the tribe they oversee, what proposed solutions do they have on the table, can we have a representative from there ngoba ngathi umthetho kaHulumeni wona awukhoni kumelana nesimo esibhekene naso.
@Gayatri_FlowerPower
@Gayatri_FlowerPower 2 жыл бұрын
Sihle kakhulu lesi sihloko. Mayivuke indlu yakwaNtu. AZANIA 💫
@lindilemkhize1883
@lindilemkhize1883 2 жыл бұрын
Syabonga Alex for this show. Bengisaxakekile ukuthi ngizokwenza njani uma uMfana wami esefike esigabeni. Ngyafisa ukumkhulisa ngokwesintu
@S.P.H.E
@S.P.H.E 2 ай бұрын
Sbonge 🙌🏾
@sizwembatha4429
@sizwembatha4429 7 ай бұрын
Ngizwa ubaba uDokotela ekhuluma ngokuthi imbeleko ukukhishwa komuntu komalume asiwe kwababa wakhe, leyonkulumo engath iyaphambana nenkulumo ekhulunywa IMpunga yesintu kumfanekiso oqoshiwe okhuluma ngokwenzelwa imbeleko, umphinde wakhuluma nanokuthi kwimbeleko kwenziwa ngembuzi eyodwa izingane Noma zintathu. Iyadida lenkulumo manje ngicela ukucaciseleka lapho
@lindilemkhize1883
@lindilemkhize1883 2 жыл бұрын
Syabonga isiphakamiso sikaProf Hlatshwayo.... Impela iFamily structure ayisanjalo. Izingane eziningi zikhula without a Male figure emakhaya.
@nqubekophewa2295
@nqubekophewa2295 2 жыл бұрын
its not like those male figure bazifundisa okuhlukile ngoba nabo bayafana nje abenzi kahle. Asizameni ukufundisa nje kahle ingane zethu ngale kokuloku sigxeka ama family structures wona lawa abulawa abantu besilisa.
@zandiledladla5764
@zandiledladla5764 2 жыл бұрын
Bhuti Alex ngizoyilalela mangifika endlini kengizwe
@ZamafuzePortia
@ZamafuzePortia 2 ай бұрын
Umuntu oseneminyaka engaphezu kwa 21 naye uyakhuliswa yini?
@mcabangelenimbathaemsinga4070
@mcabangelenimbathaemsinga4070 2 жыл бұрын
Ongakwenzangake ukususa ithunzi kwenziwa njani? Ubona ngani futh ukuth ithonga liyayikhalela?
@zandiledlamini7633
@zandiledlamini7633 2 жыл бұрын
Kade ngangiyifuna lendaba
@mthobisinkomo7658
@mthobisinkomo7658 2 жыл бұрын
Alex zimbili izinto ezilwa nomuntu omnyama ipolitiki nenkolo yokufika.iPolitiki:kunezinto ezichithayo ezesintu kangangokuba izithatha njengokuhlukumeza ilungelo lomuntu ikakhulukazi lepolitiki esukakuMandela ize ifike kuRamaphosa.inkolo yona lenayobuKrestu izinto zesintu izithatha njengezinto ezingahambisani noNkulunkulu ngakhoke ekufundiseni esikoleni isintu ngeke kubelula ngenxa yezinkolelo eziningi kubantu ngabekuncono ukuba sonke siphila ngesintu
Ukubonga Ethongweni | Indaba Yesintu
47:53
Gagasi FM
Рет қаралды 16 М.
$1 vs $500,000 Plane Ticket!
12:20
MrBeast
Рет қаралды 122 МЛН
Ukwenza Imbeleko Nokukhunga Umntwana | Indaba Yesintu
51:53
Gagasi FM
Рет қаралды 11 М.
Ukuzalelwa koMalume nakwaBaba  |  Indaba YeSintu
53:00
Gagasi FM
Рет қаралды 40 М.
Commitment, Cheating and Ukuqamba Amanga | Sex Indaba🔞
53:06
Ukubika Imoto ethongweni
7:48
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 15 М.
Ukuhlaziywa Kwamaphupho | Indaba Yesintu
51:01
Gagasi FM
Рет қаралды 42 М.
Siyini Isichitho? | Indaba Yesintu With Alex Mthiyane.
48:44
Gagasi FM
Рет қаралды 44 М.
Religion and Society
30:37
RadioEco2top
Рет қаралды 13
Izinto Ezingenziwa Emsamo | Indaba yesintu
49:59
Gagasi FM
Рет қаралды 21 М.
How To Communicate Nabantu Abadala | Indaba Yesintu
51:34
Gagasi FM
Рет қаралды 25 М.
#42 VICTOR ABEDI  E4
30:50
Impact Masters
Рет қаралды 49