UKUPHAKAMA NOKUVULEKA KWENHLANHLA YOMUNTU

  Рет қаралды 24,801

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

Күн бұрын

Пікірлер: 61
@thommasilo9145
@thommasilo9145 2 жыл бұрын
Siyabonga Mpungayesintu, sesikhathele ozigubhuzami.
@traumatizer2
@traumatizer2 2 жыл бұрын
Lenkulumo oyibekayo Mpunga Yesintu ihambisana nale eke yabekwa ubaba uMkhize kulamasonto edlule. Kubalulekile ukuhlanza umsamo ngoba umsamo ohlanzekile oletha konke.Inkingake Mpunga iba la ugobela efika ebona ukuthi amathongo adinga ukugezwa bese engasasho yena ukuthi ngeke akwazi ukukusiza dlulela kwabanokwazi ngalokhu.Uthi uyahamba uya ezinhlanyeni zifike ziphinde into okade wayenza kuthiwe cha abakahlambuluki.Ngenhliziyo emnene ake Mpunga Yesintu usilethele umuntu owenza lomsebenzi wokugeza izidalwa kuphela ngoba lo akuwona umsebenzi olula.
@saneledlamini5781
@saneledlamini5781 2 жыл бұрын
Amazwi akho aphusile..ngempela siyamdinga umunt onolwalwazi olujulile okwaziyo kwenza lomsebenz alethwe la
@portiaroye4410
@portiaroye4410 2 жыл бұрын
MpungaSiyabonga ngawe Siyabonga kunjalo baba Sometimes siyadideka ngoba njalo hlezi kukhulunywa ngezi Gubhu kude kuthiwe zikhona ezisebenza nethongo. But thank you kuwena Mpunga
@tysermohlala5422
@tysermohlala5422 6 ай бұрын
Siyabonga nkosiyam. Impunga!!!
@mpilominenhle1531
@mpilominenhle1531 2 жыл бұрын
Mpunga nami ngikubona kuwukudelela ithongo uma uthi ufuna into ezolekelela lona shuthi uchaze ukuthi bayehluleka bona
@sibonisomthombeni6651
@sibonisomthombeni6651 2 жыл бұрын
Aih namhlanje ubaselwe ngeybonkolo,...ningixolele ngesizulu sam. Ngisifunda laykhaya le Mpungaaa
@thulanikhambule7393
@thulanikhambule7393 2 жыл бұрын
Hayi ushayile mshana wako fuze, uyasikhulisa olwazini. Keep it up. 🙏🙏🙏
@owenshelembe6708
@owenshelembe6708 2 жыл бұрын
Unamandla kakhulu lo mfanekiso NDUNA ka NDABA ngyabonga Mina futh ngizwa kahle 💯🙌🙏
@nakaazi
@nakaazi 2 жыл бұрын
Siyabonga Mpunga Yesintu. Ulwazi lwakho lujulile ngampela.
@phumzilemkhonta9606
@phumzilemkhonta9606 Жыл бұрын
Uchubeke njalo ungakhathali ukhule uze ukhokhobe kuze bahlale bewusizo abantu abadala abaphila kuwena.
@mthokozisikhanyezi4890
@mthokozisikhanyezi4890 2 жыл бұрын
Syabonga mpunga ngobukhona bakho 🙏🙏🙏🙏 Keep it up nd never give up we need you uyasikhulisa
@thembinxumalo2698
@thembinxumalo2698 2 жыл бұрын
Siyabonga baba ngathikube useful siyakudinga baba
@kaydiko4751
@kaydiko4751 2 жыл бұрын
Unendlebe njee unetyalaa sivule Mpungaa enkoc Ngo Lwazy
@anelemngxozana9544
@anelemngxozana9544 Жыл бұрын
Manje mekuthiwa ithongo lithwetshiliwe wenzenjani
@luckytau6331
@luckytau6331 Жыл бұрын
Makwande Mpunga🙏
@lizzieley9355
@lizzieley9355 2 жыл бұрын
cela ukubuza mkhulu Uma umsamo uvaliwe ngingasizwa ngani kunzima Mkhulu sizamile akulungi kithi
@vuyanishabangu8768
@vuyanishabangu8768 2 жыл бұрын
Siyabonga mkhulu
@thembinxumalo2698
@thembinxumalo2698 2 жыл бұрын
Siyabonga baba zamababa siyakudinga egoli
@bonganigumede9127
@bonganigumede9127 2 жыл бұрын
Uhlupha ngokungaybambi ifoni yakho kodwa Nduna angazi sengikuzame kangaki
@impungayesintutv
@impungayesintutv 2 жыл бұрын
Mmmmm ungaboshaya emini ngisuke ngisemphelandaba uboshaya before 9 ekseni noma ntambama ngabo past 6
@nkululekocele2085
@nkululekocele2085 2 жыл бұрын
Injalo indaba mnewethu, udl'amaningi esakeni. Ngizwile mina 🤝
@christinamakhaya6292
@christinamakhaya6292 2 жыл бұрын
Ngiyabonga mkhulu bendicela ungibonise ngashonelwa ngukhwenyana singashadanga sihlalandawonye kubo nabantwana akaqedanga ukulobola manje ngenze njani ngubani kufanele aqedeĺè ilobola kuzengihlanganiswe ngokuphelele ngibengunkosikazi ogcwele
@xolanihlongwa2438
@xolanihlongwa2438 2 жыл бұрын
Mpunga Uma ucabanga ukty uwena ukhuluma la Kobe awukaboni kahle.liyajula lelikhehla
@MuzokhonaMbatha-eb7gt
@MuzokhonaMbatha-eb7gt Жыл бұрын
Kunjalo impela baba
@sisimthetwa6455
@sisimthetwa6455 2 жыл бұрын
Sabona baba Ngincela uncendo kundala ngihamba sengikhathe😭😭ngisize baba
@bongiwemambane6261
@bongiwemambane6261 2 жыл бұрын
Sawubona mpunga ye sintu ngicela ukubuza ukuthi lezi washo enike nazifaka zalikhuculula yini ithonga
@christinamakhaya6292
@christinamakhaya6292 2 жыл бұрын
Nkinga manjengidlule kanjani kuze kulunge
@mabuyiprecious9191
@mabuyiprecious9191 2 жыл бұрын
Zitholwaphi lezo zinto Mpunga bakith sebesiqedil abantu
@justice4147
@justice4147 Жыл бұрын
Liqiniso lelo elimsulwa hatshi osgujana
@vusumzimyekwa8377
@vusumzimyekwa8377 2 жыл бұрын
Nduna kandaba mpunga yesintu asibonge nje ngolwazi osipha lona lubaluleke kakhulu kuleskhathi esikuso sezinye zenyanga zamanga ngyoze ngfike emphelandaba
@thandabantuluzuko1373
@thandabantuluzuko1373 2 жыл бұрын
Mina I prefer umuntu oyiNazaretha when it comes to Umsano bawongoti ke ngalapho , inkinga ikona nje ukuthi abatholakali. Sikhathele izigubhu bandla!!!
@Styl846
@Styl846 2 жыл бұрын
Ndun'kandaba 🙏
@ntombihlongwane2054
@ntombihlongwane2054 2 жыл бұрын
Siyabonga kakhulu
@sicelothwala2888
@sicelothwala2888 2 жыл бұрын
Sibonga amathongo ngawe Mfowethu....
@thandabantuluzuko1373
@thandabantuluzuko1373 2 жыл бұрын
Sengikhona ke Mpunga kuleyo mbizo nakanjani ngiphakathi!!!
@christinamakhaya6292
@christinamakhaya6292 2 жыл бұрын
Ba ngiqedela yini abantwana bam benze umsebenzi wababa wabo
@hildathokozileshezi6117
@hildathokozileshezi6117 2 жыл бұрын
Kunjalo mpunga siphila ngalo ithongo
@musatembe4981
@musatembe4981 2 жыл бұрын
Ntombi ziyamncumela 🤣 😂
@mabuyiprecious9191
@mabuyiprecious9191 2 жыл бұрын
MpuuuuuuuuuuuuuuuuuuuNga
@benzlinerphoneclinic408
@benzlinerphoneclinic408 2 жыл бұрын
Sicela uchaze ngokucupha amathuna
@busizweephraimmagalela5385
@busizweephraimmagalela5385 2 жыл бұрын
Impuuuuunga🙏
@duduzilephenya2250
@duduzilephenya2250 2 жыл бұрын
Alikho iqiniso elidlula keli
@bongiwemambane6261
@bongiwemambane6261 2 жыл бұрын
Sawubona mpunga ye sintu ngicela ukubuza lezi washo enike nazifaka ziyalihlanza yini ithonga
@impungayesintutv
@impungayesintutv 2 жыл бұрын
Impela zinhle kakhulu uma uke uzwe uma zichazwa zilekelela wena ekutheni ithongo lihlanzeke, kukhona Ovula thongo lami basiza wena nemimoya ekwembethe
@thembi-m6h
@thembi-m6h 2 жыл бұрын
utholakanjani baba?
@sikelelambatha5270
@sikelelambatha5270 2 жыл бұрын
Haw ndoda, ngoba ukade isikhombisa ukuthi idayiswaphi umdlebe, udlebe uhlanganaphi nakulungisa umsamu ngoba umdlebe uyona uphinde ubulale
@impungayesintutv
@impungayesintutv 2 жыл бұрын
Ewe uyadayisa Uma uwufuna uze ngzokudayisela ngyawudayisa
@impungayesintutv
@impungayesintutv 2 жыл бұрын
Kanti wenzani uMdlebe Mthiya? Sekwahlale kuduma ukthakatha nje emqondweni yenu, umuntu odayisa izinyosi uzombeka icala ngoba nizfaka kulezi zigubhu zenu?
@mduduzigumede1
@mduduzigumede1 2 жыл бұрын
Kuthini ukuphawula kwakho ngeziko lomsamo. I ngabe ikhona into enjalo?
@sikelelambatha5270
@sikelelambatha5270 2 жыл бұрын
@@impungayesintutv haw, kwanzima ke manje
@vukanimthembu3324
@vukanimthembu3324 2 жыл бұрын
WeMthiya Impunga kmele ivume ukuthi ididekile mhla iletha lowamnewethu wesgubhu namhla isdayisela umdlebe. Lesis'hlahla angikhumbuli ngizwa ikhubalo laso elisiza noma ubani nje ngaphandle uma ungumelaphi wendabuko. Kanti njalo uma wenze iphutha noma uphaphalazile uyaye usho nje mase ucela uxolo. Sthule syabuka njengabalandeli.
@mduduzigumede1
@mduduzigumede1 2 жыл бұрын
Ngicela ungichazela ngeziko lomsamo.
@vuselelanene3736
@vuselelanene3736 2 жыл бұрын
CYABONGA MPUMA
@vanithandlovuvanitha8404
@vanithandlovuvanitha8404 2 жыл бұрын
Impunga🙏
@xolanigoodmam5826
@xolanigoodmam5826 2 жыл бұрын
Cela u kubuza Mnewethu ukuty ikuph engingakusebenzisa ukuhlambulula isimo sami okanye ukuhlambulula I thonga
@nozingqizengwehealingcentr9387
@nozingqizengwehealingcentr9387 2 жыл бұрын
CAMAGU BANTWABADALA CAMAGU BOOGOGO NOOMKHULU 💀💀💀💀💀💀💀
@mogalekganya
@mogalekganya 2 жыл бұрын
Impunga
@nonhlanhlazondi6470
@nonhlanhlazondi6470 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu
@nkosinathimncwabeni1613
@nkosinathimncwabeni1613 2 жыл бұрын
Impunga 🙏🙏🙏
IMFIHLO YOKUKHULEKA
17:03
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 18 М.
Car Bubble vs Lamborghini
00:33
Stokes Twins
Рет қаралды 35 МЛН
Trick-or-Treating in a Rush. Part 2
00:37
Daniel LaBelle
Рет қаралды 34 МЛН
Smart Sigma Kid #funny #sigma
00:14
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 103 МЛН
Ukuhlaba Izimbuzi eziningi uma wenze umsebenzi
22:32
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 6 М.
AMATHONGO AKHONZA USHEMBE KWELAMATHONGO
25:00
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 16 М.
Mozambique Scams   |   Babu Dokotela Explains
35:23
Babu DokotelaTV
Рет қаралды 8 М.
Uyitshela Nini Intombi Ukuthi Uyayithanda?
9:40
Mqeqeshi Wezinsizwa
Рет қаралды 10 М.
All Rise: Justice Dikgang Moseneke discusses his judicial memoir.
16:58
Pan Macmillan SA
Рет қаралды 14 М.
Ukuthwala Ngawe - Mkhulu Vukuzane
12:57
TSOGO TV
Рет қаралды 40 М.
IMFIHLO KA SHEMBE NEMSAMO YETHU - PART 1
22:17
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 13 М.
IMITHETHO OYIGCINA UMA UZOPHAHLA NOMA USUQEDILE
16:53
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 50 М.
UKUQALA UMSAMO
16:20
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 40 М.