Ukuphupha inhlwathi |

  Рет қаралды 16,708

Nufliq

Nufliq

Күн бұрын

Пікірлер: 36
@ntombikayiselamula3861
@ntombikayiselamula3861 4 ай бұрын
Ngyabingelela baba mina ngiyiphuphe ikhanda layo libheke phezuli like bengibona ingaphansi layo ngapha ngasekhanda
@NhlakaNgwane-l4p
@NhlakaNgwane-l4p 2 ай бұрын
Ngiphuphe inhlwathi igwinya
@ThebeniNgema
@ThebeniNgema 5 ай бұрын
Siyabonga mina ngiphuphe ihleli phezokobhede🙏
@ThuleleniMthembu-d2l
@ThuleleniMthembu-d2l Жыл бұрын
Siyabonga ngicela ukubingelela kusho ukuthini ukuphupha inhlwathi isesihlahleni ekhaya ibone inyoni bese ibamba yona isuke indize bese kuvela indiza nayo isimbethe ibhayi elibomvu ngingabe sabona kuphelelaphi ngyabonga
@khehlabongani3942
@khehlabongani3942 9 ай бұрын
Ngikhulekile kelekhaya ngiphuphe inhlawthi enemibala ngibone ikhanda kwathi angikhethe eyodwa inking angisakhumbuli ukuthi licale kanjani lephupho ngikhumbula ekugcineni kwephupho
@mlungisimavundla9458
@mlungisimavundla9458 2 ай бұрын
Mina ngiphuphe inhlwathi enhle enkulu iphakathi emanzini ahlanzekile ingibuka ngomusa
@Leah-pw9fn
@Leah-pw9fn Жыл бұрын
Siyabonga lwati mkhulu. Ngabe kuchazani Uma uphupha inhlwathi ikhipha loku leyikugwinyile. Amen.
@Peace-p3v
@Peace-p3v 10 ай бұрын
Thank you mkhulu mina ngiyiphuphe inhlwathi ilele nami nosisi wami omncane
@londikhaya2756
@londikhaya2756 10 ай бұрын
Ngyabonga pastor, ngicela ukubuza, njengamanje ngidla izinkamba zoMkhulu, kuchaza ukuthini ukuphupha inhlwathi iphekiwe idliwa, emagcekeni eNyanga enkulu eyaziwayo , ekuyiyona engisizayo njengamanje.
@yvonnemlungwane3425
@yvonnemlungwane3425 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu Pastor incazelo nami ngiphuphe isemanzini emfuleni saphuma samela ngaphandle besibaningi sigeza sifake amabhayi ibingalwi
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
thank you stay blessed
@hlengiwehappy5412
@hlengiwehappy5412 3 ай бұрын
mina ngiphuohe isembhedeni ingihamba ngesava dmfythu ifakww ngumama ezungubeni zami n ysaohila umama
@SthembileMange
@SthembileMange 3 ай бұрын
Ukuphupha inyoka Grey iyazihambel endlini
@nelisiwenelly1279
@nelisiwenelly1279 Жыл бұрын
Hi pasta ngicela ukubuza ngaba kuchazani ukuphupha zinkomo ziboshelwe mina ngihamba phambi kwazo
@SiphoNdlazi-mb7sg
@SiphoNdlazi-mb7sg 9 ай бұрын
Uma zimbili izinhlwathi zingafani eyelo nemhlophe
@bhekumndenikubheka4066
@bhekumndenikubheka4066 Жыл бұрын
Power
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
thanks, Stay blessed
@Thando-m6n
@Thando-m6n 10 ай бұрын
Sakubona pastor kutshoni ukuphupha inhlwathi ikuluma isandla
@NufliqOnline
@NufliqOnline 10 ай бұрын
1. *Uma uphupha inhlwathi;* wuphawu olubi uma ikhwifwa; lusho ukuthi kumele uqaphele futhi uzame ukulungisa nokuqondisa izigwegwe zakho ngoba isidalwa sakho sesicala ukucunuka. 2. Futhi *Uma uphupha inhlwathi;* wuphawu olubi uma ikhwifwa; lusho inhlebo, inkulumo embi; nokusongelwa umuntu ogcwele unya, inzondo, nentukuthelo. NgokukaMathewu 12:34 Nzalo yezinyoka, ningakhuluma kanjani okuhle nibabi na? Ngokuba umlomo ukhuluma ngokuchichima kwenhliziyo. 3. *Uma uphupha inhlwathi;* wuphawu oluhle uma ikubuka; lusho ukuthi isidalwa sakho siseduze nawe sikubhekile futhi sikusingathile. 4. Futhi *Uma uphupha inhlwathi;* wuphawu olubi uma ikubuka; lusho ukuthi kunomuntu omubi nononya okulusile futhi ulindele ukuthola ithuba elikahle lokuthi akugadle noma akwenzakalise. NgokukaMathewu 23:33 “Zinyoka, nzalo yamabululu, niyakukubalekela kanjani ukulahlwa kwasesihogweni na? 5. *Uma uphupha inhlwathi;* wuphawu olubi uma ikuhlasela; lusho ulaka lwezidalwa olungase lukulandele ngenxa yokuthi sesiphenduliwe noma aseneme ngawe. 6. Futhi *Uma uphupha inhlwathi;* wuphawu olubi uma ikuhlasela; lusho ukuthi uzobhekana izivivinyo, nolaka lukaNkulunkulu ngenxa yokuphambuka nokungenzi kahle. 1 kwabaseKorinte 10:9 Futhi asingayilingi iNkosi njengabanye kubo bayilinga, babhujiswa yizinyoka. 7. *Uma uphupha inhlwathi;* wuphawu olubi uma ikuluma; lusho ukuphendukelwa yisidalwa esithukuthele ngenxa yokudelela nokuziba ubizo lwakho. 8. Futhi *Uma uphupha inhlwathi;* wuphawu olubi uma ikuluma; lusho ukuthi izitha zakho zikume kabi ngezigadlo U-Amose 5:19 Kunjengalokhu umuntu ebalekela ingonyama, kuhlangane naye ibhere,* noma engena endlini encike ngesandla odongeni, alunywe yinyoka. 9. *Uma uphupha inhlwathi;* wuphawu oluhle uma ingakwenzi lutho; lusho ukuthi isidalwa sakho sineme ngawe futhi besikuvakashele. 10. Futhi *Uma uphupha inhlwathi;* wuphawu oluhle uma ingakwenzi lutho; lusho ukuthi wembethwe amandla amakhulu, izitha zakho ziyokuthebela, futhi angeke zikwenzakalise,. AmaHubo 91:13 Uyakunyathela ingonyama nebululu, unyathele phansi ibhongo lengonyama nodrako.* NgokukaLuka 10:19 Bhekani, ngininikile igunya lokunyathela izinyoka nawofezela naphezukwamandla onke esitha, anisoze noniwa lutho. NgokukaMarku 16:18 baphathe izinyoka; uma bephuza okubulalayo, akusoze kwaba nangozi; bayakubeka izandla phezu kwabagulayo, basinde.”
@Thando-m6n
@Thando-m6n 10 ай бұрын
Ngiyabonga pastor
@mpendulomlangeni2774
@mpendulomlangeni2774 Жыл бұрын
Cela kubuza kuthi nawuyi phupha ukhonjiswa layihlala khona ngabe kuchazani uyibone bese iyandiza ijahe inkukhu
@NufliqOnline
@NufliqOnline Жыл бұрын
please specify, rather say, the name, the relationship with the person, and why was he/she showing you the snake? was the snake ekhaya kini? kwakho, or esgangeni?
@Wyntah888
@Wyntah888 Жыл бұрын
@@NufliqOnlinehi pastor I’m not a zulu speaker but I can understand here and there Is inhlwathi an antelope or snake
@nokwandabuthelezi8618
@nokwandabuthelezi8618 11 ай бұрын
​@@Wyntah888 python
@LungileSbiya-q8f
@LungileSbiya-q8f 5 ай бұрын
Ukuphupha uthatha umfino udla
@bhekanizitha1394
@bhekanizitha1394 7 ай бұрын
Ey mina namhlanje ngiphuphe inhlwathi siyihlinza egcekeni. Ibingathi iBlue umbala ways. Siyihlinzile ke igwinyile, esiswini sathola iKFC phakathi iStreetwise 2 esigwinyile.
@ndura8606
@ndura8606 Жыл бұрын
Mina ngiphuphe inhlathi ngiyifaka endlini ku wodrope maqedw mase sengifuna kuyikhipha angisayitholi ngoba ephuphweni ngiphuphe sekune ngane encane manje sengicabanga ukuthi izodla lengane yami manje ngathi ngiyayicinga ku wodrope angisayitholi
@BusiswaDlamini-q6y
@BusiswaDlamini-q6y 23 күн бұрын
Hi pastor.Pastor yini inhlwathi mine angiyazi or it inalo enye igama ngicela ngitjele nceku.
@NufliqOnline
@NufliqOnline 22 күн бұрын
1. Python in English 2. Inhlwathi in IsiZulu 3. Ihlwathu in Ndebele, 4. Inhlatfu in Swati, 5. Ugqoloma in Xhosa, 6. Tlhware in Sotho, 7. Tlhware in Tshwana, 8. Hlware in Sepedi, 9. Tshikokovhi in Tshivenda 10. Rotsluislang in Afrikaans
@enhlemthethwa3738
@enhlemthethwa3738 7 ай бұрын
Sawubona pastor, I dreamt about 3 big entangled anacondas uma ngibuka nge muva ngabona I hyena iphalaza igazi!!!
@matopanefakazi1287
@matopanefakazi1287 9 ай бұрын
Ngikuthandela u anti wami bhuti.Igama lakhe u Nomalizo
@NufliqOnline
@NufliqOnline 9 ай бұрын
Ngiyabonga, unegama elihle, u-Aunti. Akeze.
@matopanefakazi1287
@matopanefakazi1287 9 ай бұрын
@@NufliqOnline hhai kumele ingithengele ugologo kuqala🤣
@thembinxele76
@thembinxele76 5 ай бұрын
Ufakwap umnikelo mkhulu?
@NufliqOnline
@NufliqOnline 5 ай бұрын
Kune Account yase Standard Bank, ekhona kuma Video, ngan eyakwethu. Stay blessed.
@sibongileCanham
@sibongileCanham 2 күн бұрын
Hello pastor, ngicela kubuza ngiphuphe ngithwele inhlathu ngamahlombe ngiyesaba ngibathe ngicela usizo kubantu nabo besaba, ngabathe ngizama ukuyiwisela phansi ngehluleka yagcina ingiluma isandla kwaphuma igazi selokhu ingasuki emahlombe ami kodwa ifakwe esakeni
INYOKA EGCEKENI NOMA ENDLINI
9:01
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 52 М.
UFC 287 : Перейра VS Адесанья 2
6:02
Setanta Sports UFC
Рет қаралды 486 М.
БАБУШКА ШАРИТ #shorts
0:16
Паша Осадчий
Рет қаралды 4,1 МЛН
$1 vs $500,000 Plane Ticket!
12:20
MrBeast
Рет қаралды 122 МЛН
Trump made a decision / North Korea withdraws troops
13:03
NEXTA Live
Рет қаралды 503 М.
Ukuthwasiswa ulele ebusuku ngamaphupho
27:20
1 Reel Films
Рет қаралды 40 М.
Ekumele ukwenze ukuze Amathongo ezokuthanda akuphe imali
14:51
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 32 М.
Ukuphupha wakha indlu | @pastorweningi
7:20
Nufliq
Рет қаралды 12 М.
Ukuphupha uqabula umuntu | @pastorweningi
5:09
Nufliq
Рет қаралды 12 М.
Ukuphupha ulunywa yinyoka | @pastorweningi
4:47
Nufliq
Рет қаралды 7 М.
UMEHLUKO PHAKATHI KWEDLOZI,ITHONGO,ISITHUNYWA
18:17
Sbani Sama Thongo
Рет қаралды 33 М.
Ukuphupha imali yamaphepha | @pastorweningi
9:09
Nufliq
Рет қаралды 123 М.
SIKHIPHA IZIMFIHLO | Ngantshontsha ingane esbhedlela | S1 - EP74
22:08
UFC 287 : Перейра VS Адесанья 2
6:02
Setanta Sports UFC
Рет қаралды 486 М.